input
stringlengths
1
130k
Yize ezoyikhipha ngoFebhuwari ngonyaka ozayo i-albhamu yakhe kodwa uthembisa ukuthi nakanjani uzobagabisela abalandeli ngamanye amanoni azotholakala kuyo. Uzophinde agabe ngamanoni ezingwazi ezahlukene akhule ezikhonzile emculweni.
Yize i-ActionSA ibifuna lolu daba lulalelwe ngoLwesihlanu lwangesonto eledlule, kepha iNkantolo yezoKhetho ithathe isinqumo sokunikeza i-IEC ithuba lokuthi ifake amaphepha aphikisa isicelo se-ActionSA.
Yize i-AIC yasiza i-ANC ukuthi iphathe imikhandlu emikhulu eyayingatholanga amavoti anele kuyo, efana ne-Ekurhuleni neRustenburg, i-ANC ayizange isigcine isibophezelo sayo.
Yize i-albhamu yakhe seyiphumile kodwa okwamanje usahamba ezidayisela ezindaweni ezahlukene kanti unethemba lokuthi kuzophela unyaka seyitholaka ezinkundleni ezahlukene kwi-internet kanjalo nezitolo ezinkulu zomculo.
Yize i-ANC yaphakamisa ngokusemthethweni uNkk Diana Hoorzuk, kuvela ukuthi amanye amakhansela aleli qembu afuna lesi sikhundla sithathwe nguMnuz Themba Shelembe oyikhansela kuWard 8.
Yize i-ANC yayiphakamise ngokusemthethweni uNkk Hoorzuk ukuba athathe esesekela lemeya kepha kuvela ukuthi amanye amakhansela e-ANC avele ayijikela esiswini njengotshwala inhlangano yawo, afuna ukuba kuqokwe ikhansela lakwu-ward 8, uMnuz Themba Shelembe, ukuba kube wuye othatha isikhundla.
Yize i-Arrows ikhombise izimpawu zokuzimisela ngemizuzu yokugcina kodwa kugcine kuphoqa ukuthi yamukele ukuthi sekuzofanele igxile kwiDStv Premiership.
YIZE iBafana Bafana ihlulekile wukushaya iGhana emdlalweni wokuhlungela i-Africa Cup of Nations (Afcon) obuseFNB ngoLwesine ebusuku, isenalo ithuba lokungena kulo mqhudelwano ozobanjelwa eCameroon ngonyaka ozayo.
Yize iBafana ibikhombisa umfutho esiwombeni sesibili kodwa bekusafana ngoba ibingasondeli ngisho ukusondela ekubeni yingozi kwiBotswana.
Yize iBafana ibiqala ngokudlala ngokulingana neZimbabwe, ekuhambeni nokungekuhle kodwa ukungahlulwa yiqembu elizibekisele indawo kwi-2021 Caf Africa Cup of nation (Afcon), kuqinisa idolo.
Yize iBakgaga Ba Mphahlele ibheke ukwenza kahle kwiNedbank, inkinga ebhekene nayo ukuthi ihlale kwiPremiership ngesizini ezayo, kwazise ayikho endaweni enhle kwi-log ye-Absa Premiership.
“Yize ibalulekile iLife Cover kodwa kumele ucaciseleke kahle uma usachazelwa ngumeluleki wezezimali. Kuya ngesimo somuntu nomuntu. Abanye siyabeluleka ukuthi bathathe iLife Cover uma kukhona amalungu omndeni athembele kubona ngokwezimali. Sesinalo nohlelo lokuthi uma umnikazi womshwalense eshona, kukhokhelwe imfundo yezingane kunokuthi kukhiswe isamba semali,” echaza.
YIZE iBMW 3 Series ingasakhiwa efemini yakwaBMW iPlant Rosslyn, ePitoli kodwa kwaBMW basakubona ukubaluleka kwayo kuleli njengoba bethule eshuniwe iMzansi Edition.
“Yize iCAS isike yalubheka udaba olufuze lolu ezinyangeni ezedlule kodwa udaba lwakamuva luzolalelwa kubhekwa ubufakazi obusha,” kusho isitatimende.
Yize iCeltic izobe iphuma endukwini ka 4-1 eyithole kwiMamelodi Sundowns ngempelasonto ekuhambeni, izobe ibuyela enkundleni yayo esanda kuthela kuyona othulini iFree State Stars ngo 3-0.
Yize iChiefs ibiqala ukuhlulwa iPirates kusukela kuqale umzuliswano wesibili weligi, beyingaqali ukulahla amaphuzu. Idedele ayisithupha idlala ngokulingana neSundowns, iBloemfontein Celtic neBidvest Wits.
Yize iChiefs idlala imidlalo yeCaf Champions League kule sizini, okusho ukucosha amava adingeka kweyokuhlunga e-Afrika kodwa izinga labo kweyePremier Soccer League kule sizini yilo elizobakhela isigcwagcwa kuNtseki.
Yize iChiefs idumile ngokungababheki abadlali abaqhamuka eZimbabwe, imenenja, uBobby Motaung, iyiphikile indaba kaNdoro.
Yize iChiefs inqobe kalula kwiCAF Confederation Cup lapho inenebule khona iZimamoto yaseZanzibar ngo 4-0 eNelson Mandela Bay Stadium, ihluleke yancama ukuqhubeka lapho ibigcine khona ishaywa yi-Arrows ebingasaphelele ngo 2-1.
Yize iChiefs inqobe kalula kwiCAF Confederation Cup lapho ishaye khona iZimamoto yaseZanzibar, ihluleke yancama ukuqhubeka lapho ibigcine khona ishaywa yi-Arrows ebingasaphelele ngo 2-1.
Yize iChiefs ipaquza eduze kwalabo abasesicongweni se-log njengamanje kunzima ukuthi ungayibandakanya emaqenjini azogcina esibanga okwangempela lesi sicoco uma sekusele imidlalo emihlanu kusongwe isizini. Okwenza kube nzima ukwethemba iChiefs wukuthi angeke wafunga wagomela ukuthi umdlalo nomdlalo abawudlalayo bazobuya nawo ephelele amaphuzu.
Yize iChiefs izamile ukubuya kulo mdlalo kodwa akwenelanga yalilahla kanjalo ithuba lokuvula ithuba lokuphefumula esicongweni se-log.
Yize iCity iphambili ngomdlalo owodwa kwiSundowns eqhwakele kodwa mathathu kuphela amaphuzu ayihlukanisa neqembu likaPitso Mosimane.
Yize idlale ngokulingana iPirates kulo mdlalo, uZinnbauer uzokujabulela ukuthi sebegcine belishayile igoli ngemuva kwemidlalo emine bengayiboni inethi.
YIZE igciwane leCorona selihaqe futhi labhubhisa inqwaba kuleli kodwa uMengameli wezwe, uMnuz Cyril Ramaphosa, uthi ngeke kubuyelwe esigabeni sesine nesesihlanu sokuvalwa kwezwe ngenhloso yokunqanda ukubhebhetheka kweCovid-19.
Yize Igcokama belisolwa ngokuba nesandla kodwa belingakaze lithi vu ngalezi zindaba.
Yize igilosa yehlile kodwa uMnuz Mervyn Abrahams, obhekelele ukusebenza kwePMBEJD, uthe abantu basazothwala kanzima ngenxa yokwenyuka kukaphethroli nogesi.
Yize igoli likaMakgopa limile, okugqamile ukuthi ubesendaweni engafanele kodwa unompempe nabasizi bakhe ababonanga.
Yize iholidi lingaletha injabulo kodwa awusitholi isikhathi esanele sokwenza yonke into.
Yize i-IFP KwaZulu-Natal iziphika lezi zinsolo ezibekwa ngekhansela layo, kepha leli khansela selivulelwe icala lokushaya emaphoyiseni kanti futhi nehhovisi likasomlomo kulo mkhandlu, nalo seliqale uphenyo ngalolu daba.
Yize i-IFP yamemezela isivumelwano esiphakathi kwayo ne-ANC ngokuphathwa komasipala baKwaZulu-Natal okungekho iqembu elinqobe ngamalengiso kubona, kepha izolo i-IFP ibibhekene ngeziqu zamehlo ne-ANC.
Yize ijaji likhulume kanje kodwa uPitch Black Afro ubesamile ekutheni umsulwa futhi uyasukelwa.
Yize ikhansela liphika kodwa omama bezingane bathumelele iSolezwe ngoMgqibelo izithombe zezingane abathi ngezikaThango.
YIZE ikhona imbobo encane yenaliti yokuthi i-Orlando Pirates inqobe isicoco se-Absa Premiership kule sizini kodwa umqeqeshi weZimnyama, uJosef Zinnbauer, uselilahlile ithemba ngalesi sicoco. Ngokusho kwakhe mabili amaqembu asembangweni wesicoco, iKaizer Chiefs neMamelodi Sundowns.
Yize ikhona inhlansi yethemba lokuthi bakhona abesilisa abangalisebenzisa iphilisi, uthe umanqikanqika ukuthi amadoda angakwazi ukusebenzisa leli philisi okuthiwa liphuzwa zonke izinsuku kanye ngosuku ngoba amadoda angabantu abangathandi ukudla imishanguzo.
Yize ikhono lakhe liqala manje ukugqama kodwa uke waboshelwa ngabaculi abahlonishwayo kule ndima. Abaningi bazomkhumbula kwi-albhamu kaBabes ethi Gqom Queen Vol 1, engomeni yokholo ethi Thula Wazi, lapho ayecula ngokuhlanganyela noBabes noMampintsha.
Yize ikomiti liwamukele umsebenzi osuwenziwe yile nhlangano yezokusakaza kuleli kodwa usihlalo wekomiti uMnuz Boyce Maneli uthe ikomiti lidinga isikhathi esiningi sokuxoxisana nabakwaSABC ngalolu daba.
Yize i-make up isithandwa abaningi kodwa abesifazane abaningi babhekana nenselelo yokuncibilika kwayo uma kushisa.
“Yize imboni isebenzela ukwenza inzuzo kodwa nokuphepha kwabagibeli kuseqhulwini kuyona,” kusho uMolelekwa.
Yize imemenja yakhe ichitha eyokubolekiswa kodwa iminyaka yobudala nokulimala njalo kusho ukuthi kuzomele amukelwe ukwehlelwa wumholo ukuze athole elinye iqembu, ikakhulu e-Europe, elizovuma ukumsayinisa ngokugcwele.
Yize imibiko ingaqinisekisiwe, kodwa ebuzwa ngalokhu, umqeqeshi woSuthu, u-Ayanda “Cobra” Dlamini, akazange avume futhi akazange aphike.
Yize imibiko ithi amazwe asezwenikazi i-Afrika kawakhahlamezekanga njengawase-Europe njengoba kunobhubhane nje kodwa kuyaziwa ukuthi uma kukhulunywa ngenhlekelele kwezokudla, kusuke kuthinteka kakhulu amazwe ase-Afrika.
Yize imidlalo ingazange iphele kodwa iqembu labesifazane leMamelodi Sundowns yilona elichonywe uphaphe lwegwalagwala, laba ngompetha bokuqala bale ligi.
Yize imidwebo yakhe idumile futhi nabanye bosaziwayo benayo kodwa akumenzeli umehluko otheni njengoba engatholi mali ngayo. URasta uma kumele ahambise umdwebo kwesinye isifundazwe ugibela ibhasi ngobumnyama ukuze afike ekuseni engasezodinga indawo yokulala.
Yize imikhiqizo yakhe ingakadayiswa yizitolo, iYemvelo Organic Hair and Skin Care seyiqalile ukuyidayisa imikhiqizo yakhe.
Yize iminyaka yakhe ingamile futhi seyidlulile kwewu-50 kodwa izwi lakhe lisemtoti okweletshitshi elineminyaka ewu-15.
“Yize imiphumela ibibhimba kweminye imidlalo kodwa amagoli abelokhu ekhona.”
Yize iMoody’s ithi uhulumeni akanayo imali ithe akukubi kangako ngoba uma eqhubeka nokuqoqa kahle intela isimo ngeke sibe sibi.
Yize imoto okwakuhamba ngayo umndeni wakhe yafahlaka yaphela, ubonga ukuthi imiphefumulo yasinda. Kumanje unina akakwazi ukuzishayelela imoto ngoba ufakwe insimbi engalweni.
Yize impilo yokumodela eseyishiye ngemuva njengoba esenguMam’ Mfundisi, enake nomndeni wakhe, uthe uma kungase kwenzeke, ngeke angalithathi ithuba lokukwenza konke, amodele aphinde abe wumama wekhaya.
Yize incwadi yefa eyashiywa iNdlovukazi eyayibambe ubukhosi, uShiyiwe Mantfombi Dlamini Zulu, yaqoka iSilo uMisuzulu kaZwelithini ukuba angene esihlalweni sobukhosi, kepha kukhona abasendlunkulu abangahambisani nalokhu.
Yize incwadi yefa eyashiywa yiNdlovukazi eyayibambe ubukhosi, uShiyiwe Manftombi Dlamini Zulu, yaphakamisa iSilo uMisuzulu ukuba singene ezihlangwini zeSilo uGoodwill Zwelithini kaBhekuzulu, kepha amalungu asendlunkulu ahlukene phakathi ngokufanele angene kulesi sikhundla.
Yize incwadi yefa eyashiywa yiNdlovukazi eyayibambe ubukhosi, uShiyiwe Mantfombi Dlamini Zulu, yaphakamisa igama leSilo uMisuzulu kepha kukhona abasendlunkulu abafuna isihlalo sithathwe elinye lamazinyane kaMdlokombane, uMntwana uSimakade Zulu.
Yize incwadi yefa eyashiywa yiNdlovukazi eyayibambe ubukhosi, uShiyiwe Mantfombi Dlamini-Zulu, yaphakamisa iSilo uMisuzulu kaZwelithini, kepha kukhona amalungu asendlunkulu akuphikisayo lokhu.
Yize indaba yamagama ivela engqungqutheleni kwi-EFF kodwa asekhona amalungu athile eqembu ikakhulukazi eThekwini asekubeke kwacaca ukuthi afisa ukuthi uMnuz Marshall Dlamini ukuba akhethwe kwesikaNobhala-jikelele.
Yize indlela abalandeli beChiefs abamamukele ngayo ikhombisa ukuthi uyingwenya yomdlali kodwa ekumdayiseni iBaroka ayisibonanga isidingo sokuvala isikhala sakhe okufakazelwe wukuthi ingasayinisi mdlali kwadlala kwi-Absa Premiership ngoJanuwari.
Yize indlela yejumpstart ifana ezimotweni eziningi emgwaqweni kodwa ukubhusta imoto kungadala umonakalo ezintanjeni zemoto nekhompyutha uma kwenziwe ngendlela engafanele. Kubalulekile ukubheka ibhuku elichaza ngemoto kuqala, ubheke imiyalelo nokubona ukuthi zikuphi izindawo zejumpstart emotweni yakho, kuchaza uRanft.
Yize indoda ibiziqinisa kodwa ibibonakala ebusweni ukuthi kukhona okugahambi kahle emuva ekhaya.
Yize iNehawu ithi izoteleka kodwa iSars igqugquzele abakhokhi bentela ukuthi bangakhathazeki ngoba akhona amalungiselelo ewenzile ukuqinisekisa ukuthi abakhokhi bayasizakala emahhovisi abo ahlukene.
Yize ingakaveli imininingwane eminingi ngeNavara kodwa abakwaNissan bathi, izofika nenqwaba yobuchwepheshe besimanje. Kuhlanganisa izinto eziningi ezimayelana nezokuphepha, ezokusiza umshayeli uma epaka imoto, ezokugwema ukushayisana nezinye izimoto, ezokusiza umshayeli akwazi ukuhlela kahle isihlalo nokunye okuningi.
Yize ingakaziwa imbangela yokushona kwakhe kodwa izindaba zokushona kwale nkakha ebinesikhungo ebiqeqesha kuso abalingisi abasafufusa zidalulwe ngumlingisi uMpho Molepo onguFats kwiRhythm City ekhasini lakhe kwiFacebook.
Yize ingaphakami ngokushesha njengezinye zezimbangi ezinezinjini ezincane ezine-turbo kodwa amandla akhona. No-gearbox ushintsha kahle, nixabana kuphela uma uyinyathela ngamandla lapho evele ibange khona umsindo.
Yize ingasebenzisanga amazwi ayo kodwa i-Arrows isiphendulile kulokhu ngokuthi iphanyeke ekhasini layo leTwitter amazwi agadla kubalandeli beChiefs.
Yize ingavezi konke i-United, kodwa akufihliwe ukuthi uxoshwe ngenxa yokuphikwa yimiphumela kusukela kuqale isizini.
Yize ingaziwa imbangela yokushiswa kweloli kodwa kunezinsolo zokuthi kumayelana nombango okhona kosomabhizinisi bendawo abafuna ukuthi umsebenzi wokuthutha udoti unikwe bona.
Yize ingcindezi izobe ifukamele iSpain, kodwa kulindeleke singene singenavalo kwazise sibophele omakadebona abanjengo-Andres Iniesta, Diago Costa no-Isco oneminyakazo emihle esiswini.
Yize inhlolokhono yalolu hlelo yenziwe ngobuchwepheshe besimanje (online), ngenxa yegciwane iCovid-19, kodwa konke uma sekukhonjiswa kuthelevishini kuzobonakala njengenjwayelo.
Yize inhloso kwakuwukusiza abafuna abazanyana, ugcine esenza okuningi kule App. Naye wamthola khona umzanyana wendodana yakhe, athe namanje ukhona futhi akamhluphi.
Yize iningi kungenzeka ukuthi libheke umdlalo wabakhaya baseSoweto phakathi kweKaizer Chiefs ne-Orlando Pirates eMoses Mabhida Stadium kusasa, mhlawume ibhola elineNkosi phakathi lizothakaselwa yilabo abazobe bethamele umdlalo oseLimpopo.
Yize iningi labantu abahlala emgwaqweni libekwe ezindaweni ezahlukene kodwa kule ndawo bekubhuza ngaphansi kwebhuloho, ngaphandlle bekukhona abadayisa izinto ezihlukene namabhodlela okukala izimbiza.
Yize iningi labantu belisaba ukukhuluma ngodaba kodwa kuvelile ukuthi sebeqedene abantu endaweni ngenxa yokulahleka kwemfuyo. Ababulewe kuthiwa bebeqhamuka ezigodini ezehlukene okubalwa kuzo esasoKhozini nesakwaShabalala, eZwelibomvu.
Yize iningi labantu lithe liyesaba ukukhuluma ngale ndaba kodwa litshele Isolezwe ukuthi lizolaya ababulali ngokuthi liphinde livotele loyo ozoqokwa yiNFP ukuba angenele ukhetho lokuchibiyela.
Yize iningi labesilisa likuphika lokhu futhi lithi lona ngeke livume ukwenziwa "lo msangano" ngoba bakholelwa ukuthi lokhu kwenziwa abasilisa abathandana bodwa kodwa bakhona abavumayo ukuthi impela kumnandi. Bakhona futhi nabesifazane abathi bayakwenza lokhu kubantu babo futhi bakhombisa ukukuthokozela impela baphinda bagcizelele nokuthi akulona uphawu lokuthi abantu babo babuye bacambalale namanye amadoda. Abanye besifazane bathi ukudlalisa amasoka abo kubenza inkomo inyakaze mawala nokudala umdlandla nokulangazelelana okusheshayo. Uphinde wakhuthaza abesilisa ukuthi bayeke ukuzincisha ngoba bebuswa okusemqondweni yabo.
YIZE iningi lezakhamizi lizwakalisa ukuzwelana okukhulu noMnuz Zwelinzima Vavi ongomunye wabantu abahaqwe yiCovid-19, wenze okungajwayelekile eqinisa abantu idolo ngalesi sifo. UVavi obelashwa nendodana yakhe, usabalalise ivideo kuFacebook ecacisa ngesimo sakhe sempilo njengoba ebuye wahlolwa kabusha.
Yize iningi licabanga ukuthi ukungawugqoki ubhodisi kwenza owesifazane abe namabele amade amakhulu kodwa ongoti bathi ukuhlale unkonofele amabele ngobhodisi kwenza ukuthi agcine ethanjelwa yizicubu eziwakhile bese ebukeka kabi uma ungasawugqokile ubhodisi.
Yize iningi limncoma kakhulu ngokukhombisa ukuthi akakawalahli amasiko kodwa abanye bamgxekile bathi akusadlisi ukuthwasa.
Yize iningi lingakubona njengokuzifakela ingcindezi ukuhluleka kwePirates ukunqoba ekhaya ibambana ngo 2-2 nePlatinum FC ngempelasonto, uSredojevic ukhuluma ngokuzethemba ngomdlalo wabo wangoMgqibelo neHoroya eStade 28 Septembe, eConakry, ngo-3 ntambama.
YIZE iningi lingazi lutho ngomdlali omusha weKaizer Chiefs futhi abanye bexakwa wubude begama lakhe. Kodwa uStanton “Stiga” Fredericks ubona lisike ukhilimu iqembu lakhe lakudala.
Yize iningi lisola ukuthi Igcokama Elisha leli elilele eduze kwalo wesifazane obhekile kodwa lona liphika lilala ngomhlane. Okwenza kusolwe Igcokama wukuthi Igalofu Elisha linenqwaba neziboya ezimnyama esifubeni kanti iGcokama kalinazo.
Yize iNingizimu Afrika ibhekene nengcindezi yokuhlaselwa iCovid-19 kodwa kunenhlasi yethemba kulo mkhakha ngoba nezilwane zasendle kubikwa ukuthi iningi lazo libuye ngobuningi njengoba abantu bebesazivalele emakhaya.
Yize iNingizimu Afrika ingakaqali ukusebenzisa ubuchwepheshe be-AI, kepha uhulumeni uzibophezele ukulandela lokhu osekwenziwa kwamanye amazwe. Ngesikhathi ethula inkulumo yakhe kwiDigital Economy Summit, uMengameli uMnuz Cyril Ramaphosa uthe, uhulumeni uzibophezele ukuqeqesha abantu abasha abangu-1 million ngekhono le-data science nobunye ubuchwepheshe ngonyaka ka-2030.
Yize iNingizimu Afrika isiyithengile imigomo okuzogonywa ngayo iningi labantu bese kuvikeleka abanye, kodwa sisesikhulu isidingo sokuthi nathi sikhiqize imigomo ukuze sizivikele, kusho yena.
Yize inkampani ibinyuse imali engenile ngo-3% onyakeni wezimali osanda kuphela kodwa uNkk Stander uthe akwanele lokhu.
Yize inkontileka emfishane kaMatlaba ayisayine neSwallows ngesizini edlule iphela kule nyanga, kodwa kuvela ukuthi isivuselelwe ngeminyaka emibili nokusho ukuthi lo mdlali usazoba yingxenye yaleli qembu amasizini amabili ezayo.
Yize inkosi uVela Shembe esakhothama ezicathulweni zakhe sekungene inkosi uPhinda Shembe Ukukhanyakwelanga, okunguyena obhekene nomholi waseBuhleni manje, uMnuz Mduduzi Shembe.
Yize inkulu kodwa ukuyipaka akuwona umzukuzuku ngoba inamakhamera aveza umzimba futhi ijika eduze ngoba namasondo angemuva ayajika.
YIZE inoni lomculo wegqom', elisihloko sithi Gobisiqolo, lishise izikhotha kuleli naphesheya kwezilwandle njengoba laze laboshelwa nasefilimini edume umhlaba wonke, iBlack Panther, nasemidlalweni wethelevishini, iJiva, kodwa umqambi walo, uSibonelo "Bhizer" Dimba, uthi akakaze wathola ngisho indibilishi ngokudayiswa kwalo.
Yize intando yabaningi ikhomba ukuthi kufanele kube yiCrusaders neLions kowamanqamu, la maqembu asamelwe wumqansa wokunqoba kwiHurricanes neWaratahs ngokwahlukana. ICrusaders inenebule iCell C Sharks ngo 40-10 ngoMgqibelo kwase kuthi iLions yenza okufanayo kwiJaguares iyithela ngenduku ka 40-23.
“Yize inzima le midlalo emine esizoyidlala kodwa esizibophezele ngakho ukulwela ukubuya namaphuzu kuyona yonke. Siyazi ukuthi ngeke kube yinto elula lokho.
Yize iphephandaba lihoshe ukuthi iPolokwane City iya kwi-Orlando Pirates e-Orlando Stadium nesikwati esintekenteke, uThobejane, ozakhele udumo esacija iBaroka FC kwiPremiership, ufa neSundowns edlala neFree State Stars eGoble Park.
Yize iPirates ihlulekile ukushaya iBaroka kodwa ingelinye lamaqembu ambalwa kwiligi adlala ibhola elihle nelihehayo. UMilutin “Micho” Sredojevic noRulani Mokwena sebehlale amasizini amabili kwiBucs. Ngesizini edlule behlulekile ukuthola indebe, kanti nakulokhu sebegejwe yiMTN 8 neTelkom Knockout.
Yize iPirates ingakaqinisekisi kodwa imibiko iveza ukuthi ukaputeni weBafana Bafana uThulani “Tyson” Hlatshwayo uzoya kweZimnyama. Kuthiwa usayine inkontileka yeminyaka emihlanu.
Yize iqembu lakhe libunjwe ngabafana abancane, ikakhulukazi kodwa uPowell ujabule ngendlela athi sebengene ngayo bathi khaxa.
Yize iqembu liphikwa yimiphumela kodwa uKomphela akanalo uvalo lokuzama abadlali abasha esikwatini. Emidlalweni emibili edlule ye-Absa Premiership ubophele umdlali waseZimbabwe uTeenage Hadebe emuva. Phezu kokwenza lolu shintsho iChiefs iqhubekile nokungavuzi emuva.
YIZE isibalo sabalandeli balowo obengumengameli wakuleli uMnuz Jacob Zuma sisincane kakhulu namhlanje ngaphandle kweNkantolo eNkulu yaseMgungundlovu kodwa amaphoyisa asiqaphe ngelokhozi isimo.
Yize isibalo sithi bangu-25.9 abantu kwabangu-100 000 abafa ezingozini zomgwaqo kodwa ukuthi kuthiwe siyizwe eliyingozi ukushayela kulo kumele izwe lisebenzele ukukushintsha lokho. Emiphumeleni yocwaningo iNingizimu Afrika ayibanga nesibalo esiphezulu sabafele emgwaqeni. Isizathu somphumela wezwe yingoba sinesibalo sesibili ngobukhulu sabafa emgwaqeni kubantu abangu-100 000 futhi isibalo esikhulu sezingozi sihlanganisa utshwala.
Yize isicelo sabo sibhekiswe kuMengameli Cyril Ramaphosa kodwa bebetinyela kakhulu uDkt Dlamini Zuma esicelweni sabo.
Yize isiiteleka sezinsuku ezimbili saphela ngoLwesithathu, kepha izakhamuzi zakulo masipala zisaqhubeka nokukhala ngokungaqoqwa kukadoti.
“Yize isikhathi ngingasibhekanga kodwa bese kumnyama ngimthola, ngize ngasuka esibhedlela ngo-8 ebusuku ngemva kokumshiya. Angazanga ukuthi kungani lo wesifazane ebesedolobheni, ngibe senginaka indaba yengane ngangabuza izinto eziningi.
Yize isikhwama sokusiza abantu singancikile kwi-UIF kodwa abasebenzi kufanele babhaliswe kuyo.