input
stringlengths
1
130k
Yize bebukeka njengabantu abanenkani uma besemsebenzini kodwa kuvele ukuthi emindenini yabo bayizingelosi futhi bangamanono.
Yize befana kodwa abathandi izinto ezifanayo.
“Yize begcina becele kuMampintsha kodwa ubudlelwano babo abubuhle selokhu kwavela izinsolo zokuthi ushaye uBabes Wodumo nezokuthi wadla imali yakhe (uBabes Wodumo),” kusho umthombo.
Yize bekhethwe bobabili (uMngqithi noMokwena) ukuba bahole Abafana Ba Style kodwa uMngqithi uzoba nezwi lokugcina. Ukungenzi kahle kwi-Orlando Pirates nokushiya isigubhukane kwiChippa United kungenzeka ukube yikhona okumenzele phansi uMokwena.
Yize bekhethwe bobabili, uMngqithi noMokwena, ukuba baqhoqhobale esokuqeqesha amaBrazilians kodwa nguMngqithi okuthiwa uzoba nezwi lokugcina.
Yize bekhona abafuna ukuvuselela iVBS Mutual Bank, iSARB ithe ngeke ikwazi ukuvuka iVBS isebenze ngendlela ebisebenza ngayo phambilini.
Yize bekhona abebelimele, abezimo eziphuthumayo baveze ukuthi iningi labantu belinemihuzukwana.
Yize bekhuluma kanje abalandeli uLuxolo September wePSL uchazile ukuthi ikhethwa kanjani inkundla esuke izosingatha owamanqamu. “Sihlala phansi nabaxhasi namaqembu athintekayo bese kuba yilapho kuphuma khona isinqumo. Akukho esikwenza ngokuthanda kwethu. Akuzange kube nzima kulokhu ngoba vele umdlalo wamagqubu ngakho-ke zibuyela lapho vele ziqale khona ukududulana,” kusho uSeptember.
Yize bekubhekwe ukuthi iBafana kube iyona edlala ngokukhululeka kwazise iyona esekhaya, kube i-Eswatini ebukeka ingcono uma iphethe ibhola ngisho esekhishiwe ngekhadi elibomvu uBadenhorst.
Yize bekufakwe izivimbelo eziveza ukuthi kungangenwa enkanjini okuvamise ukudayiselwa kuyona kodwa abadayisi bancamele ukubeka impahla yabo emgwaqweni ongenhla, lokho kuphoqe amaphoyisa ukuthi abasuse.
Yize bekufanele kube umzuzu omnandi nomjabulisayo kodwa ugcine esecotshwa indlela abantu ebebephawula ngayo ngodadewabo.
Yize bekuhlale kunemibiko yokuthi inhlangano icwile enkingeni yezimali, nokuholele ekutheni yehluleke ukukhokhela abasebenzi bayo amaholo ngesikhathi esifanele, kuzobe kungokokuqala ukuthi usizi lwalaba basebenzi ludalulwe esidlangalaleni.
Yize bekukhona abebegxeka indlela abesakaza ngayo. nabaphathi bamgudluza kulolu hlelo kodwa yena uthi wenze ubulungiswa futhi uluphathe kahle. Eminye imibono ithi sekuwumkhokha ukuthi abasakazi abasuka eziteshini ezinkulu ezisakaza ngesiNgisi bafike bangahlali kuKhozi. Eminyakeni edlule uKhozi lwalanda uDJ Sbu owayekwiYFM kodwa wahlala unyaka owodwa. Nongasekho emhlabeni uChilli M naye wafika nesasasa kodwa naye wahamba.
Yize bekukhona ukungahoshelani kwemimoya phakathi kwalawa malungu e-ANC abagcwele ngaphandle kwenkantolo kodwa azizange zibe khona iziqubu zokubhekana ngeziqu zamehlo.
Yize bekunezinsolo ebezisabalele ebeziveza ukuthi kuneqembu losomabhizinisi elisonga ngokuphazamisa ukuhanjiswa kwamaphepha ezikoleni kulesi sifundazwe, uNgqongqoshe eMnyangweni wezeMfundo KwaZulu-Natal uMnuz Kwazi Mshengu, uthe akukho okubi okubikiwe mayelana nokufinyeleliswa kwamaphepha ezikoleni.
Yize bekunjalo, kodwa azikho izinxushunxushu ezibe khona ngaphandle kokupiklelana okungatheni phakathi kwabo.
“Yize bekunjalo kodwa bengilubona uxhaso lwabantu basoGwini, ikakhulukazi basePort Shepstone nabanye abalaleli boKhozi nabangani bami bakwiFacebook.
Yize bekuqinisekisa abakwaMultichoice ukudiliza kodwa bathi kuzovula amanye amathuba emisebenzi.
YIZE bekuyisifiso sakhe ukuthi ahambe nendondo eyodwa noma ezimbili kumaSouth African Music Awards (Sama), abengoMgqibelo, eSun City kodwa uSun-El Musician ubengalindele ukukhala emuke nezindondo ezintathu.
Yize bekwazile ukushaya amagoli amathathu, uthe bebengawavalela angaphezulu kwalawa.
Yize belikhipha umkhovu etsheni okubonakale ngokuthi abadlali belokhu benikwa amakhefu okuphuza amanzi kodwa uSammy Seabi (58), Walter Musona (59) noRodney Ramagalela (80) babuyisele ithemba amaqembu ajaha iSundowns esicongweni bebasela amagoli eRise ‘n Shine.
Yize belingana ngamaphuzu kodwa ezikaVladimir Putin (Russia) yizona eziqhwakele phezulu eqoqweni u-A.
Yize beliyidliva futhi kumakhaza, abalandeli beqembu babuthane ngaphandle komuzi kaKaMagwaza-Msibi, oLundi, izolo, bezozidelisa.
Yize belujabulela udumo lwabo kodwa uMnuz Hector Mkansi noNksz Nonhlanhla Soldaat bathi bebunezingqinamba ubudlelwane babo osebudonse iminyaka eyisishiyagalolunye.
Yize bemangele ngakwenzile kodwa eseneminyaka eyisishiyagalolunye wake washisa enye indlu eyakhiwe ngotshani kodwa bazitshela ukuthi yingoba eseyingane.
Yize bematasa nezinhlelo zomshado uNksz Khanyile, uthe badinga uxhaso.
YIZE bengabesifazane abathandana bengabobulili obufanayo kodwa emshadweni wabo ngeke bayilahle inqubo yesiko.
Yize bengamlimazanga kodwa amehlo akhe abuhlungu ngoba ucwiliswe kaningi emanzini.
Yize bengasishongo isizathu ngokuvalwa kwabo abakwaGreyhound kodwa kunezinsolo zokuthi igciwane icorona, libe nomthelela ekutheni bavale.
Yize bengavezanga okuningi kodwa baqinisekisile ukuthi luzobuya maduzane.
Yize bengazange badalulwe kodwa oyedwa ovelile ngungqongqoshe obhekele imisebenzi kaHulumeni neNgqalasizinda uNkk Patricia de Lille. Yize kunjalo uNkk De Lille watshela i-Independent Media ngoSepthemba ukuthi iNPA ayikaze ithathe isitatimende sakhe.
Yize bengazange baqale kahle kodwa uKerr ukholelwa ekutheni uzoziguqula izinto yinqobo nje uma abafana bakhe bezosheshe basibambe isitayela sakhe.
“Yize benginesikhathi esincane ngimazile kodwa ngithe uma ngilandela ngathola ukuthi unomlando onothile.
“Yize bengingakabikelwa ngesigameko njengemboni ngicela ukuthi simfisele ukuba alulame odutshuliwe. Siya okhethweni lobuholi kulo nyaka. Uma kungenzeka ukuba abantu bagudluza abantu ababona ukuthi bazophatha abakuyeke lokho, kubi. Angisho ngalesi sigameko esenzekile (eBhamshela), sengikubeka nje lokhu ngoba seziqale phansi izigameko zokudutshulwa nokubulawa kwabantu embonini,” kusho uShangase.
“Yize bengingazethembi kodwa nguye obengikhuthaza. Ngaya kanti ngizothathwa. Lokhu kuzonginikeza ithuba lokuveza elinye ikhono hhayi ukuthi ngihlale endaweni eyodwa.”
“Yize bengingenalo ulwazi lokuthi yini kodwa kuyangijabulisa ukuthi namhlanje ngizokwazi ukuthinta umphakathi ngishintshe okuthile kuwona. Njengoba ngiwine lesi sicoco sikaMiss SA sengizokwazi ukufeza izithembiso osekunesikhathi ngizenza ngenhliziyo.”
“Yize bengizazi ukuthi nginekhono kodwa ngenxa yokuthi bengisemakhaya, bengingazi ukuthi ngiye kuphi. Kuthe ngifika e-UKZN ngo-2019, ngaqala ngahlangana nabantu abasemculweni, bangihlanganisa nophrojusa engisebenza naye namanje, uNaxion Cross. Siqale ukusebenza naye ngakhipha ingoma ethi Lilizela ngase ngikhipha le esiphumile manje,” kuchaza uNomfundo.
Yize bephume ngesamagundane kodwa kunezinsolo ezithi bashaqe uR10 000 kaMamba obusesigodlweni, bashaya bachitha nawo.
Yize bese kuvele izinkulumo zokuthi umcimbi uhlelwe yi-ANC efuna ukuzokhankasa kuwona kodwa banikwe isikhathi esincane futhi basisebenzisela ukuncoma umcimbi.
Yize besho kanje abalandeli, enye yezinkakha ezilisebenzele ibhola laseNingizimu Afrika, uDavid Kannemeyer, ubona uMazinyo ezoyivusa emlotheni engezumbatha ulaka. “Uma ezobeka phansi umoya akwamukele ukuthi ungena emsebenzini obucayi ngoba abalandeli beChiefs basezinhlungwini. Iyodwa kuphela into ebhekwe abalandeli, wukunqoba imidlalo,” kusho uKannemeyer, owadla izicoco eziningi neChiefs ayidlalele kusuka ku-2001 kuya ku-2004.
“Yize besibhekene neCovid-19, sikwazile ukubhalisa ngempumelelo lezi zivivinyo. Abahaqeka sababhalisa bodwa. Kulezi zivivinyo zehlile izinto ezifana nokutholakala kwabakopelayo, ababhalela abanye kanjalo nababhala bephethe amaselula uma uqhathanisa neminye iminyaka.”
“Yize besifisa isigwebo esikhulu kunalesi, kodwa lesi asitholile siyawuthumela umyalezo, ikakhulu ebugebengwini obenziwa ngabazonda abathandana nobulili obufanyo. Ukuboshwa kwakhe ngeke kulivuse ilungu lethu kodwa siyajabula ngesigwebo,” kusho uNksz Buthelezi.
“Yize besingalindele isinqumo esizovuna uZuma enkantolo yaseNingizimu Afrika odabeni oluthinta uZuma kodwa besinethemba lokuthi izinkantolo zizoba nesibindi sokuzimela zingangeni kwipolitiki”
“Yize besingasathandani naye kodwa izingane bezisihlanganisile. Okungiphatha kabi kakhulu ukuthi izingane zethu zisencane njengoba sezilahlekelwe wunina. Ngendlela okunzima ngayo nakumina akuvumi ngisho ngikhulume ngalento. Akukho engingakwenza, uma sekuvume uMdali kodwa kubuhlungu ukuhamba kwakhe ngoba kuhlukumeza izingane,” kusho uMnisi.
“Yize besingawini futhi amagoli singawatholi kodwa bebedlala kahle. Inkinga bekuyikona ukuthi amathuba besingawasebenzisi. Bakufanele ukunconywa ngokubekezela nangendlela abavuke ngayo namuhla. Abazange baliphonse ithawula ngisho sebelandela ngemuva ngegoli elilodwa. Ungalihlela ngendlela oyithandayo iqembu lakho ngokwamaqhinga kodwa ekugcineni kulele kubadlali ngakho kumele banconywe ngendlela abadlale ngayo,” kusho uDavids.
“Yize besingiqali ukusebenza nabaculi bezinye izinhlobo, njengoba sike sasebenza noMampintsha wekwaito kodwa besiqala ukucula engomeni eshaywe ngesigqi se-hip hop.
Yize bevamise ukuqopha ngempelasonto noma uma kuvalwe izikole, kodwa abagcini nje ngokulingisa kodwa babuye bahlanganyele balekelelane nasezifundweni zesikole ezihlukile.
Yize beyisa uhulumeni enkantolo kodwa bathe bazimisele ukusebenzisana naye ngaso sonke isikhathi njengoba bekwazi ukumnika iziphakamiso azizibile.
Yize bezingaphumeleli izingxoxo zokuthola iqembu kuleli, akazange alilahle ithemba lokuthi uzogcina ebuyelile kwiPSL.
Yize bezingekho izithombe lapho bebeshuthe khona bendawonye kodwa abantu babonile ukuthi bebesendaweni eyodwa.
Yize bezobe bengekho abalandeli enkundleni njengokwemiyalelo yokubuyisa imidlalo ekudingisweni kweCovid-19 kodwa intambama yangoMgqibelo izoqoqela abaningi ezindlini kwazise nezipoti okubukwa kuzo ibhola zisavaliwe.
Yize bezobe bengekho enkundleni abalandeli ngenxa yokubheduka kweCovid-19 kodwa uMcCarthy, osize AmaZulu aqeda endaweni yesibili kwilog, ulindele lukhulu kwiPirates neChiefs.
-Yize bungekho ubufakazi obanele balokhu kodwa ikhona inkolelo kwabanye odokotela yokuthi owesifazane ongaligqoki iphenti uvamise ukulungela kahle ucansi ekupheleni kosuku.
Yize bungekho ubufakazi obuqondile ukuthi i-ANC yayifaka ingcindezi ezinqumeni ezenziwa ithimba labezindaba kwa-SABC kodwa uThloloe, uthe amaqembu ahlukene ayezama ukugubuzela ithimba labezindaba.
YIZE ebakhipha phambili ngokuba nogqozi abalandeli bakanobhutshuzwayo baseThekwini kodwa owayeyinkakha yeBafana Bafana osecija iCape Town City, uBenni McCarthy, usola ukuthi kunotokoloshe owenza angaliboni elidlalayo njalo uma ezakhe ziyodlala kwelikaBhanana.
Yize ebebala abenze kahle uNengomasha kodwa sebeke babakhona abangagqamanga kwiChiefs njengoLincoln Svasiya no-Edmore Chirambadare. Kwabanye awuqini umchilo ngoTeenage Hadebe oseqenjini lesizwe elikwi-Afcon.
Yize ebebonakala eza kahle kodwa akahlalanga, kwaqashwa uMokwena njengoba sekukhona uSeema. Isizini nesizini, uMpengesi ushintsha abaqeqeshi eqenjini lakhe.
Yize ebegula kodwa bengingabhekile ukuthi angasishiya. Ubephethwe yisifo sezinso.” Uzofihlwa emathuneni asekhaya esigodini saKwaGuqa, KwaMathengwenya, eMachunwini, eMsinga, ngeSonto.
Yize ebekhuluma uNkk Thabethe kodwa naye uthe kuduma ikhanda.
Yize ebekuphika lokhu uSthandwa kodwa akuzwakalanga kuyizindaba ezimthusayo futhi ubezwakala ejabule.
Yize ebelokhu eyibalule njalo inhlonipho anayo ngoBaxter nendlela alidlalisa ngayo ibhola, uMnqgithi uxwayise lo mqeqeshi ngokuthi abadlali anabo manje bazomphoqa ukuthi adlalise ngendlela ehlukile.
YIZE ebemncane ngeminyaka kodwa ubeyinkunzi emidwayidwa kwezombusazwe obengungqongqoshe wezaseKhaya kuleli, uMnuz Malusi Nkanyezi Gigaba, izolo omemezele ukuthi uyesula esikhundleni sakhe.
Yize ebengazi ukuthi umcabango wakhe ungaba yibhizinisi kwazise ubazi ukuthi ayikho imali ongayithola ngokusiza abantu ukuthi bazivocavoce, baphile kahle.
Yize ebengumuntu wepolitiki kodwa ngeke sikwazi njengomndeni ukuqagela ukuthi yingakho ebulewe. Umndeni akukho obeke wakuxoxelwa umufi ukuthi kukhona umuntu ongazwani naye nokuthi kukhona izinkinga anazo kwezepolitiki nokwenza sibe sebumnyameni ngokuthi kungani ebulewe. Khona kuyacaca ukuthi inkulu into abulawelwe yona njengoba ehlaselwe kanjena,” kusho uNgcobo.
Yize ebezwakala ukuthi iyamnenga indaba kaMabena kodwa uJohnson uthe akumkhathazi nakancane lokho ngoba umdlalo webhola likanobhutshuzwayo uwuqonda ukusuka nokuhlala.
Yize ebhekene nezinkinga zomthetho, uMahlaba uphinde wakhethwa ngaphandle kokuphikiswa ukuba ahole lesi sifunda kwingqungquthela yokukhetha ubuholi ebihleli ngempelasonto.
Yize ebona phambili, uBaxter uyazi kuningi okufanele bakulungise njengokugwema okwenzeke zibuya ngakho kodwa esiwombeni sesibili.
Yize ebukeka ezidlela amahlanga kuMabokgwane uMpontshane kodwa kusangashintsha lokhu kwazise indawo kaMhlongo ohlwini lwabadlali bePirates ithathwe yinkunzi emdwayidwa uWayne Sandilands, ozoqala isizini yakhe ka-13 ebholeni elikhokhelayo.
Yize edlale kahle waqokwa waba ngumdlali ovelele kwiTurkish Cup ngeledlule, uLebohang Manyama akazange asetshenziswe ngesikhathi iKonyaspor inenebulwa yiBursaspor ngo 3-0. Sebesengcupheni yezembe manje njengoba sebekunombolo 16.
Yize edume ngokudweba osaziwayo abangasekho emhlabeni kodwa uthe usethathe nesinqumo sokwenza neminye imsebenzi njengokuhlobisela abantu imizi adwebe izindonga ezikoleni enze nezithombe zabafuna imidwebo yabo besaphila.
Yize efike emuva kwezinsuku ezintathu abelindelwe ngazo kodwa umphakathi ujabulile uwabona.
“Yize efike sesizoqala kodwa sijabule ngoba ufikile futhi besingeke singamdlalisi. Asikho isidingo sokukhala ngalo mphumela ngoba awumubi kangako uma uzokhumbula ukuthi sisaya ekhaya,” kuchaza uMigne.
Yize efundela ukuba ngummeli, uthe uthanda kakhulu ukusebenza nomphakathi ngezamalungelo abantu.
Yize egwetshwe le minyaka kodwa ingxenye yalesi sigwebo ihoxisiwe kuze kuphele iminyaka emihlanu engatholakali necala elifanayo.
Yize ehlabelela ngolimi lwesiZulu nangesiNgisi kodwa ngokwesigqi ngizibone ngiguduza i-Afrika jikelele.
Yize ehluphile uTau kodwa emklomelweni womdlali wosuku ukhale ngaphansi ensimbini yePolokwane, uJabu Maluleke.
Yize ejabule uHunt kodwa ukhalile ngendlela umgadli wakhe wase-Europe, uSimon Murray abeziphethe ngayo kulo mdlalo.
YIZE ejabule umqeqeshi we-Orlando Pirates uJosef Zinnbauer ngokuthi ezakhe zinqobe okwesithathu kulandelana zibhekene nezimbangi iKaizer Chiefs, kodwa kunezinto ezimbalwa akholwa wukuthi kumele bazilungise kweziMnyama ukuze ziqhubekea nokuqoqa amaphuzu.
Yize ekhala kanje ngoKhama Billiat noPercy Tau kodwa anenkinga ngempela naye uLaffor osekwenze umkhuba ukuyeka amagoli.
Yize ekhala ngalokhu kodwa uWilliams uthe akakufakile ekhanda lokho futhi akumenzi azingabaze ukuthi kumfanele yini ukuvimbela izwe noma cha.
YIZE ekhala ngokungalethwa kwezidingo amalungu emiphakathi eyahlukene oLundi kepha athi azovota okhethweni lohulumeni basekhaya. Lawa malungu akhale ngamanzi, amathuba emisebenzi, izindlu nogesi, athe anethemba lokuthi amavoti azo azokuza noshintsho.
Yize ekhala ngokungashaywa kwamagoli ngaMakhosi kodwa uthe akaboni umdlalo uya esikhathini esengeziwe noma kumaphenathi.
Yize ekhaliswa nxazonke uKhuzwayo kodwa yena futhi ukwamukela akubanga nzima ngendlela abantu abacanga ngayo.
Yize ekhipha i-albhamu ka-10 esemculweni, uphinde waveza ukuthi iyisendlalelo somkhankaso wokulwa nokubulawa kwabanebala elimhlophe e-Afrika azowuqala. Uthe njengamanje usaxoxisana nabenhlangano yabanebala elimhlophe i-Albinism Society of South Africa.
Yize ekhishwe esanda kufakwa ngempelasonto uShabba, uqale umdlalo wakhe wesithathu wesithathu kusukela eshiye kwiKaizer Chiefs ezinyangeni ezedlule.
Yize ekhona uBiyana esikwatini esizohlangana eKapa ngoJanuwari 9 ukuqala amalungiselelo eWorld Cup, kodwa uyaqonda ukuthi akuzuba lula ukuthola indawo eFrance kwazise badlale kahle abebeseGhana kwi-African Women’s Cup of Nations.
Yize ekhule ekuthanda ukulalela umsakazo kodwa akaze azitshele ukuthi angagcina esengumsakazi.
Yize ekhuluma kanje kodwa uZolani ubuye wakuveza ezinkundleni zokuxhumana ukuthi umculo wakhe njengoba esehamba yedwa uhluke kakhulu koweFreshlyground.
Yize ekhuluma kanje lo mgadli kodwa uthi okumenza angabi nokhwantalala wukuthi “Enkontilekeni engiyisayinile ngizitshelile ukuthi ngisabuyela nje ebholeni, ngizame ukujabulela ukugadula enkundleni, ubumnandi bebhola (esho imbulunga uqobo) nokuthakaselwa ngabalandeli. Nginobudlelwano obuhle nozakwethu, abaqeqeshi, izikhulu ngisho nabalandeli beqembu. Ngifisa ukubamisa idolo ukuthi iqembu sizolisiza lizinze kwiPremiership,” kusho uNdoro.
Yize ekhuluma kanje lo mqeqeshi kodwa uClinton Larsen ukhombise okukhulu ukujabula ngephuzu alitholile kwazise bebebhekene neqembu elisefomini muva nje.
Yize ekhuluma kanje uDe Ryter kodwa ayaqonga amazwi athi izikhulu zika-Eskom azihoshe imfe ezikhundleni zazo ngoba zihluleke zancama ukwenza umsebenzi ogculisayo kule nkampani ekhiqiza ugesi. Nosomabhizinisi bakhala isililo sikaNandi ngokonakala kwezimpahla zabo abazigcine emafrijini ngenxa yalogqam'cishi owenzekayo.
Yize ekhuluma kanje uNoxolo kodwa okhulumela iMoja Love, uLindiwe Mbonambi, uthe uMoss nguye ocele ukudedelwa kulolu hlelo ngenxa yezinkinga zasekhaya asafuna ukuzilungisa.
Yize ekhuluma ngephupho lokuya kwiNFD kodwa uNdlazi akubukeka esazowufica Umvoti ne-Ashely United abasesicongweni.
Yize ekubeke kwacaca ukuthi akayena ungoti noma udokotela wesikhumba kodwa uthi abantu ubaxwayisa ngezimo adlule kuzo naye. Uxwayisa ngemikhiqizo eyobula isikhumba kuze kuqhanse imithambo noma siphucuke sibe bomvu. Uveze ukuthi imikhiqizo yokuziphala isikhumba egcwele amakhemikhali igcina isiphenduka isitha esikhumbeni somuntu ikakhulu uma kunelanga. Amaqupha noma izandla yikhona aveze ukuthi konakala kakhulu ngoba kunesikhumba esiqinile bese nezithako ezinamakhemikhali zifakwa kakhulu.
Yize ekubeke kwacaca ukuthi azoqhubeka nokungena emgwaqeni ngale kokusaba ukudutshulwa ngamaphoyisa kugcine kungacacanga ukuthi uhlelo lwabo luhamba kanjani mayelana nokhukhulelangoqo lwesiteleka. Kwenzeka lo mhlangano nje, amasosha eMK abesabise ngokuvala imigwaqo emikhulu okubalwa, iThongathi Plaza, Mariannhill Plaza ngokuhlanganyela nezinye izinhlangano.
Yize ekugcizelela ukuthi enza kahle amabhizinisi okudayisa izindlu, uthe umuntu kumele abheke isimo sezimali.
Yize ekugcizelele ukuthi bayafisa ukuthi uma uMengameli ememezela ukuxegiswa kwemigomo awafake namasonto kodwa uthe bafisa kubekwe phambili umgomo wezempilo.
YIZE ekujabulele ukuthola iphuzu elilodwa bebhekene neCape Town City, umqeqeshi weBloemfontein Celtic uLehlogonolo Seema akumjabulisanga ukubona abadlali bakhe beshweba amathuba okushaya amagoli.
Yize ekuveza ukuthi ubandlululo lwenza abamnyama basilela emuva kwezomnotho, uthe akumele kugxekwe lona kakhulu ngoba indaba iqala ekhaya. Ukhale nangokuthi abamnyama uma babeka imali kakhulu esikhundleni sokuyikhulisa.
Yize ekuvezile ukuthi kuyamjabulisa lokhu uHunt kodwa ubesazohlangana nabaphathi beqembu lapho ezobuza khona ukuthi ikhona yini imali yokuyodlala kweyeCAF.