input
stringlengths
1
130k
Yingqungquthela emveni komholi wethu uMhlonishwa uHlabisa, eyenza isiphakamiso sokuthi nxa amandla esangivumela ngelekelele ukuba iqembu lingene kahle ebuholini obusha.
Yinhlamba kubuntu. Uma behluleka ukwenza njalo, bazozifaka enkingeni ngoba ngeke size sithule sisonge izandla,” kuphetha uLuthuli. Imithombo ithe usekhonjwe indlela kwiZwi Lomzansi kodwa uXulu usaphika ulala ngomhlane.
Yinhlamba lena enginikizwa ngayo ngumuntu okuthi noma ezalwe nguMntwana weNkosi kucacele noma ngubani ngendlela aziphethe ngayo nokungabi nanhlonipho ukuthi ngumuntu okhulele emaphandleni. Yonke into ayenzayo uThokozani isho kugqame ukuthi ungumuntu okhulele emaphandleni.
Yinhle, iyawadonsa amehlo, kangikhathali noma ngabe umncane noma umdala.
Yini bakhulume kangaka ngoba nakhu izikhundla zokuphatha kuKhozi FM sezikubantu besifazane (uZandile Tembe umphathi wezinhlelo noSbongi Ngcobo umphathi wesiteshi) na?
Yini edala ukuthi iSwaziland yona ingafani nathi?
– yini eholele ekutheni bavume icala abasolwa bokuqala nowesibili
YINI eholele ekutheni ubhale le ncwadi?
“Yini engamvimba ukuthi aqhubeke nokunqoba njengoba eseyinqoba kathathu iComrades Marathon. Osekubalulekile ukuthi silwe nokucija umqondo wakhe.”
Yini enizokhulula leli zwe esizukulwaneni sethu. Angikhathazekile ngani ngoba niyazilwela nikhahlela iminyango ebivaliwe phambilini, kusho uZakes.
Yini eyenza kungabi lula ukukhipha uNsukukazifani kulolu hlelo aselusakaze iminyaka engaphezu kwewu-15? Wubizo nje qha.
“Yini eyenza ubuze ngoKhune kuphela sibe sinabadlali abathathu abalimele? Yini ungabuzi ngoNgcobo (Nkosingiphile) noHappy Mashiane?
Yini eyonakele kwiSAA? Kudala kunokungaphathi ngendlela efanelekile kule nkampani.
Yini le azama ukuyibalekela kangaka aze azinikele empilweni yotshwala namantombazane? Uma ngabe ungakazitholi izimpendulo ozidingayo namanje akukho okudlula ukuthi umhlalise phansi ubaba wabantwana bakho ukuthola ukuthi yini ngempela emenza acabange ukuthi awumthandi.
“Yini le ebaluleke kangaka ngeCorona? I-Corona yafika kuleli ngoMashi 2020, namanje sisaphila. Yini ebesiyivika kuso sonke lesi sikhathi?” kubuza omunye kwiTwitter.
Yini le edala abantu bakamasikandi bazenze ongqo shishilizi ekuphathweni komsakazo?
Yini le engaka eshiwo wuChicco, engase idinge ukuthi kube nophenyo? Wuzama ukuthini ngempela? Kangizwa kahle. “Yini ndaba kunomehluko ongaka wemali ngesikhungo saseBeach Front nalezo ezisemalokishini?” kubuza uNksz Graham. “Yini ngempela engenza umuntu enze lokhu, nginesiqinisekiso uma usumgwaze wafika ku-20 usuke eseshonile. Kodwa uqhubeke ulokhu umgwaza, uze uphinde omunye * -20 nangaphezulu,” kusho uCele. Yini ngempela eyenza ukuthi uma ungashadile umphakathi ukubuke njengomuntu ongaphelele? Yini ngempela kudlalwe ngathi? Kufuneka size silwe, sisabise nathi njengosomatekisi ukuze silalelwe? Yini ngempela umsebenzi wabaphethe uma kunje? Yiningi imali esivota ngayo, akukuhle ukuthi kuhlomule uKhozi kuphela ebese abaculi kuba yigama nje ukuthi bangenile kwezingu-10. Yingakho ngize ngisole ukuthi nokungena kukaMthandeni “Igcokama Elisha” Manqele noKhuzani “Indlamlenze” Mpungose kuyindlela yokwenza imali kwaboKhozi. “ Yiningi imali esiyikweletwa yiSABC njengoba u-93% womculo odlalwa khona ungowamaciko angaphansi kwethu. “Yiningi inqubekela phambili ebonakalayo selokhu ngashiya kwiChiefs. Ngiyazi ukuthi kuningi okulindelwe kumina, lokho kudinga ngikwamukele. Sekulukhuni kakhulu kule ligi (DStv Premiership), izinga linyukile. Ngisho namaqembu asemsileni akulula ukuthi uvele uwahlule. Yonke imidlalo inzima. Yinini lapho obona khona uma sewuziqhelanisa nabantu ngenxa yokugxila kwiselula futhi kungani kumele ukugweme lokhu: “Yini nithanda ukungifonela ningibuze ngoNgizwe?” kubuza uFloda ngokucasuka. Yini ongayenza ukugwema ukuhlale usebenzisa ngokweqile iselula: Yini ongayenza ukuqinisekisa ukuthi isikhumba kasisheshi ukuguga? “Yini ongayenza uma isithandwa sakho esiqonywayo, singazishintshi izindlela zaso yize usukhulume naso kaningi? kulolu hlelo-ke sizozama okokugcina njengoba sizosiza owesilisa noma owesifazane othi usekhulume kakhulu nesithandwa sakhe kodwa asishintshi, sizobheka ukuthi yini le emenza angaguquki ezindleleni zakhe, njengoba sizofaka nesandla songoti kwezithinta ezothando,” kusho uNoluthando. “Yinkinga esibhekene nayo kule sizini (ukungenelwa amagoli kalula emuva), isiphinde yasishaya nanamhlanje (ngoLwesibili) ngakho ngiphoxekile. Besinganawo umfutho kwezinye izikhathi kodwa abadlali bagcine bewutholile umgqigqo. Igoli lesibili lisiphazamisile. Ngiphoxekile ngalo mphumela ngoba bengizitshela ukuthi bangenza kangcono,” kusho uHunt. “Yinkinga le esibhekene nayo futhi inkulu ngoba la magoli siwadedela ngezikhathi lapho sisuke singeke sisaba nalo ithuba lokulungisa umonakalao. Siya emdlalweni wethu olandelayo siphoxekile ngoba siyazi ukuthi angakanani amaphuzu esesiwalahlile ngalo mkhuba (wokuvuza emuva esikhathini sikanondweba),” kusho lo mdlali. Yinkomishi yokuqala kulo mqeqeshi waseGermany ofike kwiPirates ngo-2019. Yinkosi yesibili kulo nyaka ukuhlaselwa njengoba ngo-Agasti kuhlaselwe kwadutshulwa inkosi yesizwe saseMbokodebomvu, eNquthu, uNkanyiso Mncube (35) noyise omncane behamba emgwaqweni uR68, bashonela endaweni yesigameko. “Yinkunzi uGabuza uma uqonda ukuthi yini asuke eyifakelwe enkundleni. Ukumdlalisa kwePirates uGabuza kusukela kuqalile lokhu kuhhewulwa kwakhe kuyizinkomba zokuthi bayakholelwa kwakwenzayo. Nakuba kunjalo kodwa akwanele. Engakubona kwangishiya nginesilonda enhlizweni yami ngoba ngimkhonzile uGabuza kanti nabalandeli bePirates ngabantu abamqoka ngendlela eyisimanga kimina. Kufanele isukunyelwe indaba kaGabuza kodwa okuyibona abazokwazi ukumsiza yiziphathimandla zeqembu,” kubeka uMoloi. Yinqwaba impela engifuna phansi phezulu ngoba izitshela ukuthi mina noMam' uMadlala singumuntu oyedwa. Bathi bafuna ukuba ngoBen 10 bami."
YINQWABA yabahlala emahostela abalahlekelwe yimisebenzi ngenxa yezitimela ezibafikisa sekudlule isikhathi emsebenzini.
YINQWABA yabantu bakuleli abavaleleke emazweni angaphandle kulandela ukumiswa ngamanye amazwe kwezindiza eziphuma eNingizimu Afrika emva kokubheduka kwegciwane leCovid-19 eselizishintshile, i-Omicron.
“ Yinqwaba yamanesi okubuye imiphumela kwavela ukuthi baneCovid 19...manje kuvalwe isibhedlela kuthiwa akungaphumi muntu. Kuyachwaza njengamanje lapha esibhedlela abanye bayakhala ngoba abazi noma nabo sebenaso yini lesi sifo. Mina ngisaba ngisho ukubuyela ekhaya ezinganeni zami ngoba ngingase ngizithelele ngoba angizazi noma nginayo yini,” kusho omunye umsebenzi obekhuluma nephephandaba izolo.
“Yintaba lena okumele siyiqwale. Siyafisa ukuya kuyona yonke le midlalo yasekuhambeni nomfutho esiwukhombisayo uma sidlalela ekhaya njengoba senzile nanamuhla (ngeSonto). Uma senze njalo ngikholwa wukuthi akhona amaphuzu esizowathola,” kusho uJohnson.
Yinto ebingakaze ibonakale kunobhutshuzwayo waseNingizimu Afrika ukuthi iqembu libe nezinhloko zabaqeqeshi ezintathu.
“Yinto ebinzima kakhulu ukuthi ijwayeleke noma yamukeleke. Ngangibuka nje ukuthi ngizongena kanjani kulo sayizi-50 ekubeni mina ngiwusayizi-5?”
“Yinto ebuhlungu le eyenzeke endaweni yethu. Kubuhlungu kakhulu ukuthi ingane encane kanje izokhula ingamazi unina,” kuqhuba umthombo.
“YInto efanayo nakuCastro (uLeonardo) kanjalo noKgotso Moleko. Omunye izolo engimshintshile yize bengingathandi nguTower (u-Eric Mathoho).
Yinto efanayo noma uthi ulalela izindaba esiteshini somphakathi utshelwe ngezindaba ezingathi shu zakwezinye izindawo, kugcinwe ngezakulowo mphakathi isiteshi esisakazela kuwo noma zingabi khona nhlobo.
“Yinto ehlala yenziwa ngabaculi kodwa abakamaskandi abakayijwayeli, yikho bekhala.
Yinto ehlale ikhulunywa neyenziwa ngabaningi, ngisho abangajwayele ukulalela Ukhozi FM, ukuthi ngoDisemba 31 lulalelwe.
“Yinto ehlale ishiwo abasebenzi ukuthi abalibeki emisebenzini uma kade belale bekhathele. Angisho ukuthi abelungu yizinja kodwa ngizisholo isaga.”
“Yinto ehlale yenzeka ukuthi le mali ningayisebenzisi uma kuqala unyaka noma usuphakathi bese niyisebenzisa ekoteni yesine yonyaka. Sihlale sikhuluma ngemaths, isayensi nezobuchwepheshe ukuthi ziyikusasa kodwa imali ehlinzekwe lokho ayisetshenziswa.”
YINTO ejwayelekile ukuthi izimoto zibe nenkinga yokuphelelwa yibhethri bese zidinga ukuthi ziphushwe noma kwenziwe ijumpstart.
“Yinto ekhulunywa abantu abaningi eyokuthi kufanele inakwe ngoba idlala kahle. Mina ngibuza ukuthi kungani iBanyana kufanele silinde ukuze iqale idlale kahle ngaphambi kokuthi inakwe. Akufanele ngabe kunjalo ngoba iyiqembu lesizwe esifanayo neseBafana. Nokho abantu ngiyabaqonda ukuthi yini abantu becabanga kanjalo nokuyinto enhle,” kubeka uDlamini othi ucabanga ukuthi neSafa kufanele iqale iyibhekisise indaba yokuthungathela iBanyana abaxhasi. IBanyana ikleliswe yiSafa endaweni ka-50.
“Yinto embi impela le. Okuhle ukuthi kasiqala ukuba kuyo, nakuqala sakwazi ukuthi siyinqobe, namanje sizokwenza okufanayo” kubeka uJohnson.
“Yinto emnandi uma ungumdlali wasemuva ukubona iqembu lingangenelwa ngamagoli. Sike saba neshwa lokungenelwa kakhulu amagoli amabhola abekwe phansi emidlalweni edlule kodwa lokho sesikulungisile. Osekubalulekile manje ukuthi siqale ukunqoba imidlalo ngoba sifuna ukuqeda sisendaweni enhle,” kusho uGordinho obengumdlali weChiefs.
“Yinto endala lena. Size sixabane neziguli ngoba zisibuza ukuthi yisiphi isidingo sokuthi size kubona uma sinikezwa amaphilisi asesibhedlela,” kuvuma omunye wodokotela okukhulunywe nabo kwezinye zezindawo abasebenzela kuzona.
YINTO engandele bani ukuthi uzithole udlalela iqembu okhule ulilandela ungumfanyana njengoba kwenzeka kumgadli weKaizer Chiefs, uLebogang Manyama.
Yinto engeke yafihleka ukuthi wonke amaqembu adlala ngaphansi kwe-Absa Premiership anenkinga yokugcina umgqigqo wokuwina imidlalo ilandelana kodwa kubona bonke abaqeqeshi uKomphela uyena okubukeka sengathi uthwele kanzima.
“Yinto engingathandi ukukhuluma ngayo lena okwamanje,” kusho uKini ngomoya ophansi.
Yinto engingeke ngiyifihle ukuthi uLuc unombandela wokuthi iqembu elimfunayo kumele likhokhe imali ethize ngoba unenkontileka neFree State Stars.
“Yinto engiphila nayo empilweni yami le, awuhlangani wena,” kusho u-AKA.
Yinto engiyikhonzile nje njengemidlalo, akuyona into etheni. Ngiyawuthanda umculo futhi ngiyakwazi ukudlala ngemishini yami, akukhona ukuthi ngifuna ukungenisa emakilabhini.
“Yinto enhle eyenziwa yilezi zikole ngoba kusho ukuthi zona bezikwazi ukubuyisa bonke abafundi kodwa ngemuva kokubona ubungozi zase zithi abafundi abashintshane ukuze bangathelelani. Siyakugqugquzela lokhu ukuze izikole zingavalwa thaqa ngenxa yokuthi abafundi nothisha sebethelelene.”
“Yinto enhle ukushuba kombango. Yinto sonke ebesikade siyilindile. Ezinyangeni ezintathu amaProteas azodlala ama-Test ayisikhombisa ngakho adinga ukuthi bonke abadlali babe sesimeni esihle. Ukubuya komdlali ofana no-AB de Villiers kuzophinde kuliqinise kakhulu iqembu. Abaqoki bazothwala kanzima ukuqoka iqembu labadlali abawu-11 elizoqala umdlalo. Into engikhathazeke ngayo nje iyodwa kuphela wukuthi ayikho imidlalo yezinsuku ezine njengoba kudlalwa iRam Slam. Abadlali bethu bebedinga ukuthola ithuba lokudlala kule midlalo ukuze sibone ukuthi ubani osefomini,” kusho uPollock.
“Yinto enkulu kakhulu lena. Ziningi izingoma ezikhona eNingizimu Afrika kodwa kwafakwa eyami. “Bengingalindele ikakhulukazi njengomculi ozimele, ongenazo izinsiza-kusebenza eziningi. Izinto siyazenzela futhi ukusabalalisa umculo kunzima. Ingoma ine-video kodwa ayidlalwa ngendlela engingafisa ngayo,” kusho uWebsta.
“Yinto eqhamuke endleleni ngomusa kaNkulunkulu. Thina njengabantu abakholwayo siyaliqonda iZwi likaNkulunkulu. Encwadini yaBaseKorinte 2:9 lithi: “Lokho iso elingakubonanga nendlebe engakuzwanga, okungavelanga enhliziyweni yamuntu, uNkulunkulu akulungisela abamthandayo”. UNkulunkulu onezinhlelo ngathi. Kufana nokulingisa asikaze sicabange ukuthi singalingisa kuzenzakalele nje,” kusho * -Ebony.
“Yinto eqhubekayo. Okumele uyikhombise ngokuthi uyiphile nokuyikhona esizama ukukwenza njengamanje kulesi sikwati esikhulu esinaso.
Yinto eseyintsha kodwa ungayibona njengento yokuphepha engathembekile uma ungaqondi ukuthi isebenza kanjani. Azifani. Ezinye zisebenza uma uhamba ngesivinini esiphansi, ezinye kusona sonke isivinini. Ungacabangi ukuthi zisebenza ngendlela efanayo. Zijwayeze ukuthi imoto yakho inani nokuthi kusebenza kanjani.
“Yinto esijwayele ukuyisho, ukuthi sifuna ukudlala imidlalo enzima futhi leli yithuba eliyingqayizivele. Izinga lokuzethemba liphezulu njengoba sinqobe i-Africa Netball Cup.
Yinto esiyigxeka kakhulu ukuthi umuntu okumele avikele ingane kube wuyena ozitika ngocansi nayo,” kusho uMthethwa.
“Yinto esiyijabulela kakhulu ukuthi sizoba sogwini. Empeleni kuzo zonke ezinye izindawo ebesingakhetha ukuyodlala kuzo, besingakhetha ukuza lapha (eThekwini). Ngakho nginakho ukuthi kuzosisebenzela ngoba sidlala ngaphansi komoya esiwujwayele kuneSundowns, yona ejwayele ukudlalela endaweni enomoya owomile.”
Yinto esiyijabulelayo lena ngoba yenza umculo wethu ungene emazweni ase-Afrika nangaphandle. Sizizwa simelelekile siyiKZN neNingizimu Afrika jikelele. Bayigqamise ngendlela encomekayo iKZN futhi siyathemba nabasakhula bazofunda kubo, kusho uDJ Sox.
Yinto esiyizwile la eMzimkhulu kuthiwa kuqoqwa imali ize ifunwe nakwabanye abantu ukuze kuyokwesekwa abantu abasolwa ngokubulala. Kusethusile singumphakathi ngoba silinde ukubona ubulungiswa. Kusho ukuthi bayajabula ngokufa kukaMagaqa laba bantu,’’ kusho umthombo othe ungalokothwa udalulwe, wesaba ukwelekwa ngesoyi. “Yinto esobala le. Uma amaphoyisa aKwaMsane ezokwenza umsebenzi wawo ngendlela, abakhi betulo bangatholakala kalula. Umkhuba usekhaya ngokubulawa kukaNkk Ntshangase. Ngicela uma ubhala ungaxovi izinto ngoba le nto ayihlangene nepolitiki. Umufi udayiswe abebehamba naye,” kusho umthombo. “Yinto eyayingehlela nanoma ngubani ngoba nami ngangingazi ukuthi ngibhangqwe nomunye umuntu wesifazane. Yinto eyaziwayo ukuthi iPirates ifuna umgadli ongalibheki ipali. Leli qembu lihluleke lancama wukuthola uJeremy Brockie waseNew Zealand ogcine esayine kwiMamelodi Sundowns. “Yinto eyenzekayo ukuthi uma kade ukhuluma, ubone ukuthi kube nephutha kokukhulumile bese ubona kumele uxolise,”kusho uMthethwa. ‘’Yinto eyenzeke ngeSonto le engikhuluma ngayo ngoba imoto ibime egcekeni lesonto ngesikhathi isha. Uphume eqhasha umfundisi eyoyicima ngenhlanhla yangasha yonke. Ubaqedile abafazi babantu, angazi ubayenga ngani kuze kusolwe nomuthi ngendlela abathatha ngayo,’’ kuchaza umthombo. “Yinto eyisidala leyo futhi engenasidingo. Mina umfaniswano wami ngizowunika umfowethu omncane. Othisha bakhuluma nathi basho ukuthi labo abangenazo izingane ezincane amakubo bangawuletha esikoleni ukuze unikezwe abanye abawudingayo,” kusho uKhwezi. “Yinto kababa. Akusho lutho ukuthi usephutheni noma uqinisile kodwa yenza isiqiniseko sokuthi uyasibona isifundo. Kimi isifundo sokuqala ukuthi lalela imizwa yakho ngoba kimi ngoMashi khona into eyathi ‘ungayisayini le nkontileka’ . Angikwenzanga lokho. Sasinohlelo olumnandi kodwa abaphathi banquma ukulihlakaza ngoMashi. Bachitha uMpho (Letsholonyane).” yintombi yakhe kodwa yake yasho ekhona ukuthi unamanga,” kusho lo mfundi. Yinto okumele yenzeke nasemisakazweni leyo. Ngihlale ngizwa abantu, ikakhulukazi labo ababesakaza kudala, bethi umsakazo usufile. “Yinto okwamanje esaxoxwa ngongqongqoshe ababhekele umnotho kuleli. Ngeke uhulumeni abe yedwa ezintweni ezifuze lezi kuyodingeka amabhizinisi abe yingxenye yokuthi kuvuselelwe izwe nomnotho emva kwalezi zibhelu ezweni.” “Yinto ongeke uyichaze ukuthi iyini. Nakuthelevishini kunamagama ongavumelekile ukuwasho njengokuthi sf+?e kodwa uziqambele awakho uthi stshaparap.” “Yinto umfowethu abejwayele ukuyenza ukuthi axoshe izingane zami uma ephuzile, athi aziye emakubo. Nami impela ngaze ngathutha lapha ekhaya ngenxa yalokhu kukhuluma. Ngelanga lesigameko kuthiwa babange ukhiye wendlu, umfowethu wabe esemgwaza. Ukhiye siwuthole esidumbini sendodana yami,” kusho uNksz Mkhize. YINYE indlela yokunqoba isicoco seligi - wukunqoba imidlalo yakho bese wethemba ukuthi izitha obanga nazo ziyashibilika zidedele amaphuzu. Yinye kuphela into esingeke sikwazi ukuyishintsha, ukuqinisekisa ukuthi inkinga yamanzi njengoba sike sabhekana nesomiso,” kusho uNzama. Yiphutha elibi lelo ngoba uma engekho emoyeni kumele ahambele izindawo, afunde amaphephandaba, abuke ithelevishini nokunye ukuze ezobona ukuthi abantu bathandani noma yini ebathintayo abangakhuluma ngayo bese ebonisana nomdidiyeli wohlelo. “Yiqembu eliya phambili iCity kangangoba uyazi ukuthi emdlalweni wabo bazoyithinta inethi yakho. Umbuzo ukuthi wena uzimisele kangakanani ukufika kweyabo. Uma udlala neCity nidlala umaphekana kuze kuyovalwa.” Yiqembu eliyingozi kodwa ayichazeki indlela abadlala ngayo. Baqede endaweni yesishiyagalombili kwiligi kodwa sebefike kowamanqamu kwiChampions League.
‘’Yiqembu kuphela elinamandla okumisa nokuxosha imeya emsebenzini, hhayi omunye umuntu. Angikawuboni umbiko ngoba ngesikhathi wethulwa ngicelwe ukuba ngiphume emhlanganweni,’’ kusho uButhelezi.
Yiqiniso elingephikwe ukuthi uKhaya uyathandwa. Lapho eqhamuka khona kuvele kuhlanye abantu. Anginakho ukukhala ngokuthi iGagasi limfake ohlwini labasakazi balo lapho esakaza khona noVumar ngoMgqibelo emini.
“Yiqiniso ukuthi ngiyahamba uma kuphela isizini ngiya kwiPirates. Akusasho lutho ukuthi bengisathanda yini ukuhlala kwi-Arrows noma cha ngoba izingxoxo bezingekho ezingeni lami. Amaqembu womabili akhulume aqeda mina ngatshelwa okuzokwenzeka. Ingithengile iPirates. Ngizohamba uma kuphela isizini esimaphakathi nayo,” usho kanje ekhuluma neSolezwe.
Yiqoqo abangaliwina leli ngokweqembu abanalo, elinabadlali abaningi abasezingeni eliphezulu. Kusezandleni zomqeqeshi ukuthi ubasebenzisa kanjani abadlali. Isikwati esidlala imidlalo yeligi kufanele kube yisona asidlalisa kwiConfederation, ukuze sizobumbana kahle. Uma esishintsha njalo isikimu, izophazamiseka indlela iqembu elidlala ngayo. “Yirekhodi elihle lelo (ukungashaywa ekuhambeni) kodwa bekungaba ngcobo kakhulu. Ngicangabanga ukuthi besingenza kangcono nasekhaya, sidlale ngokulingana emidlalweni eminingi okuyinto engingayithandisisi, angijabule ngakho ukukhuluma iqiniso nje,” kusho uMngqithi ngemuva komdlalo we’Downs nenePhunya Sele Sele. “YiSafa okufanele isolwe ngokucwila kwebhola laseNingizimu Afrika. Baqala ukulihlakaza ibhola ngo-1997 sikunombolo-18 emhlabeni. Ngaleso sikhathi ngangiwumeluleki ethimbeni labaqeqeshi. Saxoshwa sibuya kwi-1997 Fifa Confederation Cup kade sidlala nompetha bamazwekazi abayishiyagalombili. Savula ngeCzecko- Slovakia eyayibalwa namazwe aphambili ebholeni lomhlaba. Kusukela lapho umzila ubheke ezansi kwiBafana ngenxa yabantu abasebholeni ngenhloso yokufeza izinhloso zabo.” YiSenegal, Mali, Burundi neGuinea kuphela amazwe aze aqeda engakaze ahlulwe kweyokuhlunga. Yisexwayiso lesi asilwi kodwa uma uqhubeka sizokhuluma ngoba uKhozi FM olwethu sonke akulona olwabangani bakho. Yisifunda seTheku esibukeka sinamalungu amaningi azochaphazelwa yilesi sinqumo. “Yisigaba samaqembu awu-16 ngakho wamukela noma yini oyitholayo.” ’’Yisigaba sokuqala sokuqala izingxoxo ngokuhamba kwakhe njengoba imali yokumkhulula kwiBarcelona ibalelwa ku-700 million wama-euro (R11 billion).’’ “ Yisigameko esenzeke ebusuku, lo mfana kuthiwa ubedle iparadise. Kuthiwa uma uyidlile umgwaqo uphenduka idamu kube sengathi ungakhumula ubhukude kuwona. Uma usendlini ikukhiphela phandle uhambe untaza yonke indawo. Izoqeda izingane lento, ifuna ukunqandwa,’’ kusho umthombo osondelene nodaba. “Yisikhathi esaba nzima lesi, kwakudingeka sime noma kunzima. Labo thisha babulawa ngoba belwa nenkohlakalo.” “Yisikhathi esibi lesi kwiligi. Into engingayifuni kubadlali ukuthi bazizwe benengcindezi. Angiyifuni noma ngiyibone ingcindezi. Yenza abadlali basabe ukwenza amaphutha, bedlalela ukuthi bangadliwa esikhundleni sokudlalela ukunqoba,” kusho uTruter. Yisikhathi esihle kimina njengoba ngizogubha usuku lokuzalwa ngoSepthemba 2.
Yisikhathi esikahle impela lesi sokudlala neSundowns ngoba izotatazela ngemuva kokwenzeke ngempelasonto edlule. Kuzoba wumdlalo kanoma wubani. Kodwa thina kufanele senze ngakho konke ukuthi siyawina. Siyayidinga ngempela le wini. Uma singayitholi iligi, sivumelene singabadlali ukuthi silwele ukuyodlala e-Afrika, nathi sizwe ukuthi kunjani kwazise kuhlala kudlala iSundowns, Chiefs ne-Orlando Pirates. Ukufuna ukuyozwa ukudlala kwiCaf ngenye yezinto ezisigqugquzelayo ukuthi sisebenze kanzima, kusho uMlungwana.
“Yisikhathi esinzima kithina sonke esixhumene nonobhutshuzwayo wakuleli. Silahlekelwe kakhulu. Ubesemncane futhi kuyethusa ngoba ngike ngaya kombona esibhedlela sizihlalele nje sincokola njengenjwayelo. Inkinga ibe sekutheni asuswe esibhedlela esithile ayiswe kwesinye. Besingebona abangani. Besisondelene ngendlela yokuthi bese singabandawonye. Sidlala phesheya besithintana nsuku zonke. Uyena (Masinga), Shoes (John Moshoeu, ongasekho) noMotaung (naye ongasekho). Uma singabiziwe kwiBafana bekuba yichilo ngoba sasiphilela ukuba seduze kukaClive (Barker) nawo wonke umndeni weBafana. Ubeyindoda yamancoko kodwa yena ebe engahleki.
“Yisikhathi esinzima lesi emkhakheni wezokuvakasha. Sikhumbula ukuyodla ezindaweni zokudlela, ukuhlala emahhotela, ukuya olwandle sithokozele imfudumalo yethu,” kusho uKaunda.
“Yisikhathi esinzima lesi izwe elibhekene naso. Kodwa imali sinayo ilokho nje esingakusho.”
Yisikhathi esinzima lesi kosopolitiki kodwa esihle emalungwini omphakathi. Kungabe abavoti bayakuqonda yini ukubaluleka kokuvota?
Yisikhathi senhlangano ukubuyisa uzinzo embuthweni. Masethembe, emuva kwesinqumo seNEC, akekho osezonqatshelwa ubulungu. Manje ngikhuluma nje, kunqantshelwe abantu abangaphezu kwamakhulu amathathu ubulungu eWard 78 ngoba kuhloswe ukubambelela emandleni okuphatha.
“Yisikhathi senjabulo lesi kimina ngoba indlela engibuthaka ngayo bengingazi ukuthi ngiyokwazi ukuvota. Ngiyalijabulela leli thuba lokuveza ilungelo lami lokuzikhethela uhulumeni engifuna abuse,” kusho yena.
Yisikhathi sokubonakalisa ukubambisana nokufuna inqubekela phambili ukuze wonke umuntu abuyele emsebenzini aphinde axoshe ikati eziko. Umnotho wethu uyafadalala kakhulu.
“Yisikhathi sokuthi abadlali bazibambele bona ngezandla zabo. Umdlalo okumele sidlalele ukufa nokuphila kuwo kube khona esikutholayo. Kumele sikuqonde ukuthi uma sifuna ukunqoba, kumele singalinge sizincenge izitha, singene kuzo zibekwa. Uma isimo sesifana nesethu, akusafanele neze udlale ibhola elihle kodwa sekumele ulwele ukuthola amaphuzu kwaphela,” usho kanje uBuckley.
“Yisikhathi sokuthi abantu babuyele kuNkulunkulu. Sibonga nokuthi uJesu wafela izono zethu.”
“Yisikhathi sokuthi sehlise imimoya, siphinde sizwane.”
Yisikhathi sokuthi umele iqiniso. Yebo lenzekile iphutha wathandana nomuntu ongenaqiniso kodwa  kunomphefumulo okumele uwucabangele.
Yisikhungo esihlola uketshezi oluthathwe ezigulini okusolwa ukuthi zineCovid-19. Yiso futhi esihlola igazi leziguli ezinengculazi ukuze kubonakale ukuthi igciwane lingakanani egazini, iCD-4 Count.
Yisikole sesibili lesi ukushiswa kule nyanga emuva kokuba kushiswe iTokelo High, e-Evaton.
YiSilo esiphethe iNgonyama Trust elawula umhlaba ongu-29.67%.
Yisimangaliso lesi, bese kuphele isikhathi eside ngagcina ukudlala i-long jump, buka nje sengithola indondo yegolide. Okungenza ngizigqaje ukuthi bengiqhudelana nabantu bezinga eliphezulu. Ngibuye ngasizwa ukuthi ngize lapha ngingenayo nencane ingcindezi. Ngibafisela inhlanhla nabanye ozakwethu esize nabo lapha.“ Yisimangaliso lesi futhi sizongenza ngilulame ngokushesha. Ukuqokwa amahlandla amane njengevukane yinto ebengingayilindele neze," kusho uBucy.
Yisimo esifanayo nakuMaZulu; amancane acijwa ngu-Ayanda Dlamini asendaweni yesibili ngemuva kwayo iCity ngamaphuzu angu-10 kanti amadala kuyawabhedela kwazise kusukela ephucwe amaphuzu aybambe emsileni, okwamanje ngamaphuzu amathathu. Komunye umdlalo iBaroka yehlule i-Orlando Pirates ngo 1-0 ngegoli elivalelwe phakathi nguJemonde Dickens oqokwe njengomdlali wosuku.
“Yisimo esifanayo no-Anas. UJose (Ferreira) ufonele uRantsie (Mokoena) wamtshela ukuthi akulona iqiniso. Kodwa umdlali uthe yiqiniso. Ukuthi uthintwe ubani angazi. Inkinga ukuthi laba badlali banezinkontileka. Mina angimfoneli umdlali onenkontileka kwenye indawo. Izimenenja eziningi zabadlali ziyangifonela sonke isikhathi, ubusuku nemini, ngisho ngovivi. Kufanele sihloniphe. Bakhuluma noTshepo Tema kodwa usenenkontileka nePolokwane City. Iyaphela emuva kwezinyanga eziyisithupha. Uma simsayinisa manje uJohnny Mogaladi uyoze amdedele ekupheleni kwesizini. Ngeke asinike isipho. Kwesinye isikhathi ngisuke ngingezele ukugxeka kodwa ngibeka umbono wami.”
“Yisimo esingasazi, esingajwayelekile futhi esingamukelekile le nto eyenzeka eMvini. Laba bantu bashise izimoto, balimaza umgwaqo. Kuvinjwa abasebenzi bophiko lwamanzi uma bezosebenza, bayathukwa basatshiswe emafonini. Akudedelwe abantu benze umsebenzi wokulungisa inkinga yamanzi,” kusho uMkhize.
Yisimo esinzima. Asikwazi ngisho nokuxhumana nethimba lodokotela, asilwazi nohlelo lokuhamba lweBafana, asilwazi nohlelo lokuziqeqesha lweBafana, asitshelwa nokuthi kuhambe kanjani ejimini mayelana nokuthi kujinywe kangakanani. Alukho ulwazi esilutholayo. Ngakho ukubambisana kwethu neBafana kuyacasula kancane ngoba siyiSundowns sihlala siyiqembu lokuqala elikhombisa intshisekelo yokweseka isizwe ngokudedela abantu ngobuningi okubalwa kubona nabangebona abadlali, kusho uMokwena.
Yisimo esinzima ngoba besifuna ukuhlola U/17 wethu ubhekene namazwe amakhulu ebholeni. Kodwa ke akuphelile ngabo ngoba sifuna ukubabona benyukela ku-U/20. Sibona iBafana Bafana yangomuso kubona. Okwabo manje wukunaka izifundo. Uma kuvela amathuba bazokhuluma eyabafanelwe wukudlulela phambili umqeqeshi uVela nomqeqeshi (Helman) Mkhalele. Kuyisimo esingehli kahle kodwa kufanele siphile naso, kusho uMotlanthe.
“Yisinqumo engasithatha cishe eminyakeni emibili eyedlule lesi,” kusho uSgqemeza.
YISINQUMO ngekusasa likaStuart Baxter kuphela esisalile ukugcwalisa incwadi yokwenzeke esibayeni seSouth African Football Association (Safa) kuleli sonto.
Yisiphi isifundo esitholwa wontanga yakhe ababuka uhlelo? Ngokwami uhlelo kalwakhi. Lufundisa izingane ukuthi kushadelwa ukujaha ezasekamelweni. Nalaba abaqopha uhlelo ngiyethemba bahleka baze balala phansi belalele konke okukhulunywa yile ngane. Kusafanele igxile esikoleni, mhlawumbe nomqondo uzoqaqeka. Okwamanje kuhlwile kulo mfana. Uke akhulume uzwe ukuthi usemaphusheni, kuze kube sengathi ungamvusa umphaphamise.
“Yisiphi isizathu esenza i-ANC imoshe isikhathi sethu? Yinto engaxoleleki lena ukuthi kuhoxiswe isicelo sokungathenjwa ubuholi bami ngomzuzu wokugcina,” kusho uMashaba.
Yisitayela sakamuva sabadlali ukuthi babheke kuqala lapho beya khona ukuthi amathuba okudlala angakanani hhayi njengakuqala lapho umdlali ayenele amataniswe neqembu elithathwa njengelikhulu angabe esakubheka okunye ngoba esebuswa wudumo nobukhazikhazi beGoli.
“Yisivivinyo esikhulu kithina, iqembu libukeka lisesimeni esihle. Wonke umuntu ujabule.
Yisizini yami yokugcina le. Ngisuka kude kakhulu,kusho le ngwazi, abalwa nezilomo ezinjengoGianluigi Buffon, John "Shoes" Moshoeu, Roger Milla nabanye abadlale bafika eminyaka engu-40 ubudala.
“Yisizini yami yokugcina le. Ngisuka kude kakhulu. Okokuqala ngithanda ukubonga umndeni wami, AmaZulu, iProSport International nabadlali baMaZulu. Yisizini yami yokugcina manje. Ngilujabulele kakhulu uhambo lwami. Angikaze ngicabange ukuthi ngizodlala iminyaka engu-24 yonke empileni yami yokudlala ibhola,” kusho le ngwazi, abalwa nezilomo ezinjengoGianluigi Buffon, John “Shoes” Moshoeu, Roger Milla nabanye abadlale abafinyelele eminyakeni engu-40 besadlala.
Yisizini yami yokugcina manje. Ngilujabulele kakhulu uhambo lwami. Angikaze ngicabange ukuthi ngizodlala iminyaka engu-24 yonke empileni yami yokudlala ibhola.
Yisizini yesibili kaSredojevic kwiPirates futhi kungokwebisili eqeda ngemuva kweSundowns. Okwesibili iPirates inganqobi lutho ngaphansi kwakhe phezu kokunconywa ngokudlala ingcwenga yebhola.
Yisizini yethu yokuqala sidlala esigabeni esikhulu, iqembu sisalakha. Uma ubheka sigijima ngabadlali abaningi abaphuma kwiNFD (GladAfrica Championship). Siqhudelana namaqembu afana naMaZulu, Pirates (Orlando), Sundowns anabadlali bezinga eliphezulu. Ukwakha iqembu kuthatha isikhathi. Ngesizini edlule, AmaZulu abevika izembe, awubheke manje ngaphansi kukaBenni akuthi akuphi manje. Ngithi kubalandeli bethu abangadikibali, sizovuka sizithintithe,“ kusho uDa Gama. Yiso lesi sizathu esenza ukuthi ngithi ingene kulo mdlalo wepolitiki seyazi ukuthi izokwenzani futhi konke ekwenzayo ikwenza ngempumelelo. Yiso lesi sizathu esenza uNhleko athi uzokwenza noma yini ukuvikela ingonyama ezolandela, ukuze ingashabalali imisebenzi yeMbube. Yisona lesi sitayela ebengilokhu ngikhumbuza abadlali ngaso. Siyazi ukuthi sinawo la mandla ngaphakathi kithina. Ngizohlezi ngigcizelela ukuthi la makhono siwaveze njalo enkundleni."
Yisona sikhathi esaba nzima ekutheni ngithathe isinqumo sokufudukela eThekwini ngoba eGreytown High izinto zabe zingihambela kahle, ezifundweni ngidabula o-first class kwiMaths neScience.
Yisono se-ANC sonke lesi salezi zingane ezigcwele emgwaqeni ezidla izidakamizwa. Amalungu kaKhongolose wonke lawa adlwengula abesifazane ababulale kabuhlungu qede inhlangano yabo ibakhiphe ejele.
“YiSundowns kuphela iqembu elingagculisa izimfuno zeMaritburg United ngoba kumqoka ukuthi uma ehamba ahambe ngezibusiso zayo njengokumethemba kwayo ngaleli thuba emnike lona.”
YiSuperSport obekulindeleke ukuthi ilwele ukushesha ithole igoli emdlalweni wayizolo, nokuyinto ebonakele kuBradley Grobler ezama ukukhuthuza udonga lweCeltic kodwa ubenganikwe thuba uMzwanele Mahashe.
Yithina abadlali okumele sivume ukuthi sizenzele phansi futhi kulele kithina ukuthi silungise amaphutha ngaphambi kwemidlalo esizoyidlala nama-All Blacks.
“Yithina ebesizibulala emidlalweni edlule. Kumele sifunde singavumeli izimbangi zisilimaze kuqala ngaphambi kokuthi siphaphame.
“Yithina esazihlinzela ezibini ngokungadlali kahle. Abalona iqembu elingasixaka ngisho sidlala nalo ekuhambeni,” kuqhuba uMngqithi.
“Yithina esingompetha balo mqhudelwano ngakho alikho iqembu esifuna ukuligwema. Amaqembu yiwona okumele alwele ukugwema thina. Ukuthi sidlala neWydad noma ne-Al Ahly lokho akuthi shu lapha kithina. Lapha kuSundowns asikhethi ukuthi sidlala nobani. Inhloso yethu enkulu wukuvikela isicoco. Iyona into esizikhathaza ngayo hhayi ukuthi sidlala nobani,” kusho uBangaly.
“Yithina esinqoba kanjalo hhayi ukuthi kushaywe thina ngezinduku zethu. Siyikhuluma cishe nsuku zonke indaba yama-free kick kodwa nakhu kwenzekile. Kwesinye isikhathi abadlali uyabakhululekela bese bebona ukuthi kuyadlalwa. Akukho mathuba akhiwe yiPolokwane kodwa singenelwe amagoli amathathu. Uyichaza uyithini leyo nto? Kunabadlali okufanele bazinuke amakhwapha ngokwenzekile,” kusho uHunt.
“Yithina esivikela isicoco sePremier’s Cup. Sizokwenza ngakho konke okusemandleni ukuthi siyasivikela lesi sicoco.
“Yithina kuphela iqembu elizinze e-Eastern Cape. Kubalulekile ukuthi iqembu lihlale likhona esigabeni esikhulu. Kuningi okubhekiwe kuTinkler kodwa okubalulekile wukuthi abantu base-Eastern Cape bahlale bejabule. Awukho umgomo abekelwe wona. Ukuwina indebe kungaba yibhonasi. Ngesikhathi sikhuluma naye ukuqondile ukuthi siyidinga kanjani impumelelo. Siyawazi amagalelo akhe ebholeni,” kusho uMzinzi.
“Yithina noMlotshwa esasungula iNFP sabe sesicela uNkk Zanele Magwaza-Msibi ukuthi azosihola,” kusho uNzuza.