input
stringlengths
1
130k
“Yithuba elikhulu lokukhula leli. Ngiyazi oSlenda babuye bazimele njengoba enguDJ okuyinto esingenankinga nayo ukuthi abantu bazenzele izinto zabo kodwa uma sekuza ezintweni zeqembu, nazo bazibeka phambili. Sisonke kule nto futhi sithemba ukuthi kukhulu esizokuzuza.”
“Yithuba elingandele bani leli engilitholile njengoba ngizobe ngisebenza nosaziwayo okukhona kubo uKelly Rowland olingisa indawo kaJacquie.
Yithuba elizonika uqabane uSibiya nabanye ukuthi balulande kahle udaba ukuze kucace ukuthi kwenzekani.
Yithuba lakhe ungqongqoshe lokudlala indima ebonakalayo ekusimamiseni umnotho wezwe. I-MTBPS ngokomthetho noma silandela umlando, akuyona indawo yayo ukuhlela inqubomgomo kahulumeni. Kufanele ihlanganise zonke izingqubomgomo ebezimenyezelwe ngoJuni kukhishwa isabelomali esasiphuthuma, nezinhlelo ezimenyezelwe nguMengameli uCyril Ramaphosa ngesonto elidlule. Isitatimende esiphethe imininingwane egcwele ngalezo zinhlelo, siyoba yinkombandlela ecacile nezwakalayo yekusasa lesizwe.
“Yithuba lethu leli lokukhombisa ukuthi lokhu esikwenza masonto wonke akuwona umlilo wamaphepha. Yebo kuzoba nzima ngoba sisekuhambeni kodwa uma sizodlala ngale ndlela bese sisheshe sicacisa ukuthi sifuna ukwenzani, ngeke siwele kulesi sikhinsi esiwele kusona namuhla,” kusho uVukusic ngoLwesibili.
“Yithuba lokugeza igama lawo uhulumeni kaRamaphosa, uveze obala labo abakhohlakele ukuze ibuyelwe wukwethenjwa kubantu.
yi-try yesibili eguqulwe nguPollard ewabeke phambili nabambelele lapho kwaze kwayophela umdlalo.
“Yiwona abathi umshisile kodwa abazi ukuthi kwenzekeni ngoba bebe semakilasini kufundwa,”kusho uNkk Shozi. Eqhuba uthe akazi ukuthi uMpendulo uzohlala isikhathi esingakanani esibhedlela ngoba isimo sakhe asithembisi ukuthi angase asheshe ukuphola.
“Yiwona-ke amaphoyisa amhlanzise iqiniso ngoba amphose imibuzo wagcina ehlambuluka ukuthi uyizalile ingane wayigqiba ethuneni elingashoni,’’ kusho umthombo
Yiwona lawa amazwi “okweshela” omqeqeshi weSundowns uPitso Mosimane, aholele ekutheni uGeorge Maluleka anqume ukungayivuseleli inkontileka yakhe kwiKaizer Chiefs noma isimncenga.
Yiwona lawa mazwi asuze esinamathambo abantu bethi uBig Zulu uncoma umuntu ongafanele ukunconywa. Noma iningi lithol e ithuba lokutinyela uKelly, bakhona abavumelane noBig Zulu bemncoma ngephimbo nangobuhle bakhe.
“Yiwona lawo maqanda amane kuphela agcina engishiye nawo,” kuzikhalela uNksz Duma.
“Yiwona mehluko weqembu engibe nenhlanhla njengamanje ukuthi ngibe umqeqeshi walo.
Yiyo insephe yaseGoli ephethe irekhodi lama-try amaningi kumaBhokobhoko emidlalweni yamazwe ngawu-67 ewashaye phakathi kuka-2004 no-2016.
Yiyo le ntokazi edlala kwiDalian Quanjian FC yaseChina edle ubhedu ngo-2014, 2016 nango-2017.
Yiyona leyo moto okuthiwa imeya ibingafuni nakuyithinta njengoba isihamba ngeToyota Fortuner entsha.
Yiyona njini kadizili enamandla kwa-Audi lena kwazise ikwazi ukuyithwala isuke ku-0 iye ku-100km/h ngemizuzwana engu-4.8 kuthi ijubane elikhulu libe ngu-250km/h.
Yiyo yonke into ongayifisa, kusho uDavies.
-Yiza nezinhlelo ezintsha ezizokhulisa ibhizinisi lakho, usebenzisane nabanye abanomqondo ofana nowakho ukuze uthole amathuba.
Yize abaculi abanohlonze besheshe bacula kulo mcimbi njengoba bebemenywe nakwezinye izindawo kodwa abanye bebelokhu bethelekile bashiya izihlwele zimanzi te wumjuluko ngenxa yokuzijuxuza.
YIZE abafundi abaningi belindele ukuthi insimbi yokuqala yonyaka ikhale ngoLwesithathu okubuyelwa ngalo ezikoleni, ezinye izikole sezinesonto zivulile.
YIZE abafundi bakaGrade 12 noGrade 7 belindeleke ukuba babuyele ngobuningi babo ezikoleni kuzwelonke ngoMsombuluko kodwa abafundi basesikoleni saseMpangeni, iNiwe Secondary abaneme neze.
Yize abakwa-Edcon benqabile ukuphawula ngalolu daba kodwa oyisisebenzi seSpecialised Commercial Crimes Court esingagunyaziwe ukukhuluma nabezindaba, sikuqinisekisile ukuthi lihoxisiwe icala ebelibhekene noLinda.
Yize abakwaPrasa bengakunaki ukuthi izitimela zigitshelwa nje, yingoba iningi lethu lenza imisebenzi engenamali nengaholeli nhlobo. Okungenze ngathuka sengibhala ukuba ngiqwashise umethuli wezinda zezitimela uNomzamo ukuthi kumele ethule uhlelo ehlelekile. Ngiyazi omunye uzongangizwa nhlobo kodwa umsakazo ufana newele uma kugula elinye kuyaye kugule nelinye. Ngicela udadewethu angene emoyeni esehlelekile bandla.
Yize abalandeli babo bebelokhu bebuzile ngokuhlukana kwabo kodwa bebengathi vu.
Yize abalo msakazo bemanqika ukukhuluma kodwa leli phephandaba lihabule ngomunye ukuthi uSipho “DJ Sgqemeza” Mbatha usezongena ebusuku.
Yize abammeli bakaMaMkhize bephinde babhala enye incwadi ethi njengoba bephethishine iNkantolo yokudluliswa kwamacala ngakho imidlalo ayingaqhubeki, kodwa iPSL ayiboni kanjani njengoba ikhiphe isitatimende esiphikisana nalokhu.
Yize abaningi bedla imishanguzo ethithibalisa iHIV esiza nokunciphisa amathuba okuthi bangenwe yisifo sofuba kodwa bakhona esibangenayo.
Yize abaningi bejabulile ngokumbona emathuneni uLerato kodwa badumele ngokuthi ubambe ulayini wayophonsa inhlabathi nowonke wonke.
Yize abantu abaningi bebe bona sengathi ubukeka ngendlela ethi ayifane nse noBuhle okubalwa ukuma kahle, ukuba umapakisha, ubuhle nokugqoka kahle kodwa uTebogo akaboni kuyinto engaze yenze abantu baqagule ukuthi uzothatha le ndawo.
Yize abantu abaningi befike kule mashi bezoseka ummangali kodwa abanye bebephethe izingqwembe ezithi iMeya uNgubane ayikhonjwe indlela abanye bekhala ngentuthuko nogesi namanzi nemigwaqo.
Yize abantu abaningi bethenga kakhulu izimoto eziphakeme, amaSUV, kodwa kwaMini bathi kusekhona abantu abasazifela ngalo mncanyana. Uzokhumbula phela ukuthi iMini Cooper akuyona kuphela imoto yakwaMini ekhona emndenini njengoba kukhona iClubman, Countryman ephakeme kanjalo neCooper SE ehamba ngogesi.
Yize abantu abaphawule kule nhlolovo beliyalele ukuthi lenze isiqiniseko sokuthi i-ANC iyaphuma emandleni, kepha baphinde bazwakalisa ukungawathembi amanye amaqembu ezepolitiki.
Yize abantu bakuleli becabanga ukuthi selokhu kuphume isinqumo, sebengenza noma yini ngensangu ekhaya, izazi zithi inkantolo ikubeke kwacaca ukuthi umthetho ovuna insangu uyoze usebenze eminyakeni emibili ezayo.
YIZE abantu bakuleli bethi umculi uKelly Khumalo kumele ageqe amagula ngokufa kukaSenzo Meyiwa onguyise wengane yakhe, kodwa konke lokho bakushaye indiva engena esiteji emcimbini iLovers and Friends Concert, ebisePeople’s Park, eThekwini, ngoMgqibelo.
Yize abantu bebephume ngobuningi babo kodwa isikalo besibekwe ku-500 ngokwemithetho elawula ukubhebhetheka kweCovid-19.
Yize abantu bengakayitholi imali yabo kodwa uma bebika kuvulwa icala ukuze uphenyo lubheke ukuthi kwenzeke kanjani ukuthi imali ikhishwe wumuntu ongafanele.
“Yize abantu bengibona ngezindlela ezihlukene ngenxa yomlingiswa oyinkabi futhi oyisigebengu abanye baphinde bathi ngingumuntu ongathi uyathula ngenxa yendawo abangazi kuyo. Ngingabatshela ngaphandle kokunanaza ukuthi ngiphaphile futhi ngiwumuntu ozikhululekele oxoxayo nje,” kuchaza uMuzi.
YIZE abantu bezama ukulwa nokuhlukunyezwa kwabesifazane, indoda engumculi wokholo igwetshwe iminyaka ewu-19 enkantolo ngokushayisa ngemoto isithandwa sayo yasibulala.
Yize abantu bezwakalisa ukungenami ngendlela abadlali basemuva beSundowns abavuza ngayo kodwa umaqeqeshi wayo uPitso Mosimane uyazichitha zonke lezo zinkulumo.
Yize abanye abalandeli beqembu okubalwa kubo noFloyd Shivambu, oyiPhini likaMengameli we-Economic Freedom Fighters (EFF), okuyinhlangano yepolitiki bese bethi akagcinwe njengonhloko kwesokulolonga Amakhosi, engakamenyezelwa uBaxter.
Yize abanye abantu bekade bengcofana, abanye beqhulula amahlaya kodwa abanye babona amakhansela e-EFF nawe-ActionSA ezobakhipha obubheni olubakhungethe.
Yize abanye ama-jumpsuit bewagqoka namateku, abanye bayawaswenkela bagqoke nezicathulo ezisho phezulu ngesithende.
Yize abanye bebemgxeka kodwa kukhona abazwelana naye abathi akutholwe indlela yokumlungisa ngoba uphume esandleni kodwa kungaliwa naye ngendlela esekwenzeka ngayo ezinkundleni zokuxhumana.
Yize abanye bekhulume kanje kodwa kukhona abathe akadedele abanye, angabe esabuya. Abanye bebethi angaba bomvu yimali uma ebopha iSABC.
Yize abanye bekwamukele akushoyo kodwa abanye bathe kumele ayoxolisa emoyeni lapho ekhulume khona ekuqaleni.
Yize abanye bemgxeka ngalezi zintshumayelo kodwa abanye bathi usaphethe ivangeli “eliyiqiniso”.
Yize abanye beqale baba nenkinga yokungabi namaphepha alungele ukuthi baphindele eNigeria baze bajikiswa kodwa abawu-300 bahambile.
Yize abanye bethi amathuba kulo mkhakha aseyashabalala, uNksz Ndlela uthi basadingeka abesifazane abamnyama. Uveze ukuthi ngokwezibalo zakuleli kumaChartered Accountant angu-44 000, angaphansi kuka-3 000 angabesifazane abamnyama.
Yize abanye sebekubona kuwukuzehliza ukukikiza, kukhona abaziqhayisayo ngakho ngisho emicimbini ephezulu bezwakala sebeqhuma phezulu.
Yize abanye sebemi ngomumo belinde kushaye isikhathi sokuvala nesamakhefu abazowathatha, abanye babo babamba bayayeka ngenxa yokuguquka kwezinhlelo.
Yize abasebenzela erenki yamatekisi eLindela bezwakalise ukujabula ngokwakhelwa umpheme kule renki, kepha bathe zikhona ezinye izidingo abasashoda ngazo.
Yize abaseBuhleni bebengasayi eNhlangakazi sebeya entabeni yabo entsha, iKhenani kodwa bekuba nomhlangano ohlanganisa wonke amaqembu ngoba iningi lawo lisebenzisa indlela eyodwa eya entabeni.
Yize abashayeli bezimoto zikaphethroli bezojabula kodwa abezikadizili bazothwala kanzima njengoba ilitha lizonyuka ngo-22 cents.
Yize abazazi zonke ezePirates bekhuluma kanjalo kodwa isikhulu saleli qembu, uMbele, sithe bamatasa benza ngakho konke okusemandleni ukuthi baqashe umqeqeshi omusha ngokushesha kodwa akulula.
Yize abebemvalelisa izolo belincomile igalelo lakhe kepha kukhona nalabo abambeke amabala.
Yize abeMzansi Magic bengakabamemezeli abalingisi abasha, Isolezwe lithole ngomthombo othembekile ukuthi uKhabonina Qubeka noNandi Mbatha ngabanye babalingisi abasha abazobonakala kwisizini yesibili yalo mdlalo.
Yize ahamba kahle kwiRed Devils engumdlali obiza ukubedlula bonke, kodwa ukubhekana neqembu lakhe elidala kwenza kulindelwe lukhulu emdlalweni wanamuhla.
Yize akujabulela ukungena kwezamabhizinisi, ubelokhu enesikhala esingavaleki enhlizweni yakhe. Kwale noma esontweni sebevule iMedia Desk befaka izinhlelo zokholo eziteshini zethelevishini, uthi asivalekanga isikhala.
Yize aluthola usizo kodwa ukuhlala ngokwesaba nokwethuka bese kuyinto aphila ngayo noma esewunkosikazi oshadile.
Yize amaBhokobhoko eya kulo mdlalo esuka esibhaxwini, inkinga enkulu wukuthi ayazi ukuthi athole isibhaxu sika 57-0 ngesikhathi egcina ukuvakashela ama-All Blacks. Kugcine ngo-2009 ukuthi amaBhokobhoko anqobe kwiNew Zealand eNew Zealand. Ngaleso sikhathi ayesaqeqeshwa uPeter de Villiers.
Yize amaciko ekhala kodwa indodana kaBrenda, uBongani Fassie, ithe ikujabulele ukusebenza neShowbizbee ngoba impilo kanina ebinezigigaba ephila ngisho engasekho, izoxoxwa kahle kwifilimu.
Yize amahlaya elwenza lube mnandi udaba lukaHobbs noShaw kodwa akhona amaphutha enziwe kule filimu.
Yize amakhosi alandele emva kukaCetshwayo engabudlanga ngejozi ubukhosi kodwa uNgubane uthi nakuwona akubanga lula njengoba ubukhosi buhlezi bubangwa, hhayi KwaZulu kuphela.
Yize amakhosi ehambisana nokungavulwa kwamabhokisi, kubonwe osuke ebulewe yiCovid-19, akhathazwa ukuphambana kwezidumbu imindeni ingcwabe izidumbu okungezona. Athi abulungiswe ngokushesha lobu budedengu.
Yize Amakhosi ekhombisa izifiso zokushintsha ukwenza sincane kakhulu isibalo sabadlali esibamemezele njengezinduku zabo ezintsha. Kulabo badlali kukhona uLazarous Kambole noJames Kotei. Ngaphandle kwalaba badlali, abukho ubuso obusha obubonwe uPotshoza njengoba kade eseNaturena muva nje.
Yize amakhosikazi akhe ehlala egcekeni elilodwa kodwa uthe akafuni ukubancisha amalungelo nokwenza wonke umuntu abenendlu yakhe ukuze ashaye umthetho ngendlela ayifisayo. "Wonke umuntu unekhishi lakhe wenza ngendlela ayithandayo ngoba angifuni ukuthatha ingane yomuntu bese izocindezeleka itshelwe omunye umuntu ukuthi ayiphile kanjani. Ngabenzela namakhadi asebhange bonke ngiwafaka imali nyanga zonke bese ngithi abathathe u-R2 500 umuntu ngamunye ayokwenza ikhanda athenge nezinto zabesifazane abazazi bona. Kuyenzeka kubekhona ogcina esefika ko-R10 000 ngoba ziyabiza iziqholo zabo,"kusho uMthembu.
Yize amalungu omndeni wabagilwa engathandanga ukukhuluma neSolezwe kodwa umthombo okhona endaweni uthe umsolwa ubephuzile kanti bahilizisane nomgilwa oyindodana yakulo muzi ongumakhelwane wakubo. Kuthiwa ugulukudele ephethe umkhonto okuthe uma ivula wayijaha ngawo yabaleka yayongena lapho kulele khona unina nodadewabo.
Yize amandla erandi ebe nomthelela kulokhu, kodwa lokhu kubukeka kungahambisani nentengo kawoyela nayo ethe ukuphakama njengamanje ngenxa yokuthi amazwe amaningi asesigabeni sokuxegisa eminye imithetho ngenxa yecoronavirus.
Yize amanye amaciko ekhala ngokugasela kweCovid-19, kodwa mina ingisebenzele kakhulu ngoba abantu bakuleli baqale ukusinaka nathi esicula ama-piano ngesikhathi bezivalele emakhaya. Wonke umuntu ubegxile kulokhu ebesikwenza online ngoba bezama ukugwema isibhocobhoco nokhwantalala. Ngempela-ke nathi sikwazile ukubenza ukuthi balalele umculo wethu, kusho uMadlisa.
Yize amanye amalungu e-ANC ekwamukele ngezandla ezimhlophe lokhu kodwa iSACP e-Eastern Cape ikhombise ukukhathazeka ngokubekwa eceleni kwamalungu abo.
Yize amanye amalungu ethi ambonile uMbatha edolobheni ngoLwesine, uThobile uthe umndeni awusahlali eMnambithi ngenxa yokuhlalela ovalelweni.
Yize amanye amanyuvesi eseqalile ukufundisa online, ingxenye eningi yabafundi ezikoleni isele ngaphandle.
Yize amanye amaqembu ezepolitiki esishayele ihlombe lesi sinqumo, kukhona akholelwa ukuthi lokhu kungukumoshwa kwemali yomphakathi.
Yize amanzi enele kodwa uMnyango waManzi unxuse abantu ukuthi baqhubeke nokuwonga ngoba ezinye izindawo zisenesomiso.
Yize amaphoyisa abefika kulezi ndawo aphoqe abantu ukuthi bahlakazeke kodwa ngemuva kwesikhashana ehambile amalungu omphakathi abebuye aqale ukubuthelana ndawonye ukubuka laba baculi bebaphonsela nemali njengenjwayelo.
Yize amaphoyisa abevimbe emgwaqweni wakubo ka-Andile Bobo Mbuthu (16) ededela ababhalwe ohlwini lwabantu abangu-50 ebebevumeleke kulo mngcwabo kubonakale abantu sebegcwele emagcekeni omakhelwane bakubo kamufi besebenzisa izindlela ezinqamulelayo zokungena.
Yize amaphoyisa asesiteshini saseMeadowlands ekuqinisekisile lokhu kodwa enqabile ukwanda ngemininingwane.
Yize amaphoyisa ekhiphe isitatimende esiveza ukuthi umsolwa oneminyaka engu-32 oyiphoyisa esiteshini saKwaMakhutha umisiwe emsebenzini kodwa umphakathi ufuna ukuthi angagcini ngokumiswa kodwa aboshwe.
Yize amaphoyisa engakuqinisekanga ukuthi bakhona ababoshiwe kodwa Isolezwe lizibonele abathathu beshaqwa ngamaphoyisa.
Yize amaphoyisa engakuvezanga esitatimendeni sawo ukuthi kwenzakalani ngezimoto kodwa lo mthombo uveze ukuthi abasolwa bayidayisa ngoR8 000 enye yezimoto zikamufi.
Yize amaphoyisa engaqinisekisanga ukuthi bakhona ababoshiwe kulolu dweshu kodwa Isolezwe lithole ngomthombo walo ukuthi kuboshwe abathathu.
Yize amaphoyisa engazange akuveze ukuthi ubani odubulile kodwa kuvele ukuthi kuvulwe amacala amane okubulala nedokodo ngokushona komuntu.
Yize amaphoyisa eqinisekisa ukuthi mabili amaloli ashisiwe kodwa abantu kubalwa nabezindaba abazifikele mathupha endaweni yesehlakalo bathi bona babone amaloli amahlanu abecekelwe phansi ngomlilo.
Yize amaProteas enqobe ngo 1-0, okusho ukuthi asashaywe kanye emidlalweni engu-10 ochungechungeni lwamaTest asayidlale ekuhambeni, kodwa kusekhona amabhawodi axegayo.
Yize amaProteas exhuga kodwa uZondi akakhathazekile ngokudlala ne-India ngaphandle kwabadlali abawumgogodla weqembu.
Yize amaqembu ePremier Soccer League okukhona kuwo i-Orlando Pirates, Lamontville Golden Arrows, Cape Town City neSuperSport United nawo ebhonge emswanini edlulisa amazwi enduduzo ngokushona kukaMadisha, iSundowns ayizange iziqinisekise izindaba laze lashona izolo.
“Yize amathangi siwahambisile kodwa siyezwa ukuthi kukhona abanye omasipala abangakawadlulisi emphakathini ngezizathu esingazazi. Sinxusa bonke omasipala ukuba bawasebenzise amathangi abanikwa wona ukuze kusizakale abantu,” kusho uZikalala.
Yize aMatsatsantsa A Pitori ehlulekile ukuthola uManyama, kodwa adalule ukuthi aseqinise isikwata sawo ngoBongani Khumalo owayengukaputeni weBafana Bafana.
Yize AmaZulu abebhinciselwe nxanye kodwa iqinso wukuthi bakhona abadlali bawo abebefanelwe wukuklonyeliswa njengabagqamile ngokuphela kulo mdlalo.
YIZE AmaZulu FC esalelwe yimidlalo embalwa ukusonga isizini ka-2020/2021 yeDStv Premiership, umengameli wawo uSandile Zungu, ukuqonda kahle ukubaluleka kokuma ngomumo ukubhekana nenselelo yangesizini ezayo. Uthi bazimisele ukuqhubeka nomgqigqo omuhle ngisho kungenzeka ukuthi iqembu lilahlekelwa ngabanye abadlali abamqoka.
Yize * -Andile ethi uyinxusa, omunye wabasebenzi uthe ngesikhathi livulwa ihhovisi, * -Andile wazethula njengomnikazi wenkampani.
Yize ayedumile kodwa ubeqhubeka nemfundo yakhe. Waqala wenza iziqu zepolitiki e-Unisa kodwa wabuye wazifuqa phansi ngenxa yokuxinwa wumsebenzi. Wabuye wenza iziqu zibummeli e-University of Turfloop (osekuyi-University of Limpopo). ngaphambi kokuba ngummeli obizwa nge-advocate. Wagcina esesebenza enguthisha wezifundo zomthetho wabasebenzi e-Unisa. Wabuye waba ngumsakazi kwiLesedi FM kodwa waxoshwa ngoba efike sekudlule isikhathi ohlelweni. Ubuye wabhala ngokuhlanganyela incwadi ebikhuluma ngempilo yakhe esihloko sithi The I in Me noSydney Maluleke.
Yize ayefuna ukuba umhlengikazi, uthe usengene khaxa kulo mkhakha yingakho esaqhubeka nokufunda. Uveze ukuthi wasizwa wuMasipala waseMzumbe ukubhalisa enyuvesi ngonyaka wokuqala engalutholanga uxhaso lakwaNSFAS.
Yize ayesenikiwe izikhiye zemoto kuthiwa uMkhungo wazama ukufohla angene endlini kodwa umgilwa ongowesifazane wamvimba wamemeza ehlaba umkhosi kwababesendlini.
Yize ayethe ubathathela izinyathelo zomthetho kodwa manje uthi usethathe isinqumo sokubathethelela.
Yize ayeyiqhawe lesizwe ngaleso sikhathi uMeyiwa kodwa kuze kube namuhla azikajeziswa izelelesi.
Yize aziwa kakhulu ngokunandisa ngomculo, amahlaya nengqephu ezinkundleni zokuxhumana kodwa uma eseqedile uthi uyaphanta njengabo bonke abantu ahambe ethwebula abantu izithombe.
Yize bebeqhelelene kodwa ukuhlangana akuvumelekile ngalesi sikhathi. Emarenki amatekisi abantu bebebonakala beyizixuku beyogibela bengaqhelelene njengoba kusukela ngoMeyi 1 kuze kube yizolo ebusuku, bebevumelekile ukuthi basuke kwesinye isifundazwe nakwezinye izifunda, baye kwezinye ngenhloso yokusondezela umsebenzi njengoba sekuvulwe ezinye izimboni.
Yize bebhekene nezinkinga bedlula koTanzania lapho beke balala khona esiteshini sebhasi beqhuqhwa amakhaza, inkinga enkulu bayifice emngceleni ohlukanisa iKenya ne-Ethiopia.