input
stringlengths
1
130k
Yicabangisise kahle le nto ukuze uzitholele izimpendulo ozidingayo. Kwesinye isikhathi izenzo zethu zikhuluma ukudlula amazwi ethu.
“Yicala elibovu ukushaya umfundi ngoba induku yavalwa.”
“Yichilo leli elisidinga sonke ngoba angazi ukuthi kungani kube nezingane ezingena nezikhali ezikoleni. Ingane etholakala nesikhali esikoleni, akuseyiyo ingane kodwa wumfundi okufanele akhishwe nje esikoleni. Umzali waleyo ngane kufanele azochaza kabanzi futhi naleyo ngane kufanele yazi ukuthi uma egila umkhuba esikoleni uzongena obishini ,” kusho uChiliza.
“Yi-cyberbulling le, ngeke ngikhulume nge-cyberbulling mina. Ngizophendula ngithini? Abantu abangakanani kanti abafunda e-Unisa? Kuyashaqisa ukuthi abantu bacasuke ngale ndlela futhi banezinhloso ezimbi,” kusho u-Ayanda.
* Yidla ngendlela, izithelo akube wumngani wakho.
“Yidlanzana kuphela elingaqashwa ngokugcwele ukuthi lifundise ngoba lineziqu. Imali asinayo yokuthi sibaqashe ngoba uGrade R awukafakwa ngaphansi komkhakha oyimpoqo kwezemfundo. Abafundi kuphoqeleke ukuthi baqale kwaGrade 1,” kusho uNkk Motshekga.
yiFifa ngakho asilindele isinqumo sayo esisha ngale ndaba.
“Yigama elisuselwe olimini lwabacindezeli, isiBhunu. Ngesikhathi abantu bakithi sebeshiya amakhaya beyosebenza emafemini. Kukhona indoda eyafike yathola ukuthi iBhunu lidlala isigingci. Yathi uma ibuza le ndoda ukuthi yini lena edlalwa yiBhunu, lathi Ek Speel Musik (Ngidlala umculo)...Ek Is Musikant (Ngiwumculi). Le ndoda yabe seyizibiza ngomaskandi.”
“Yigama lesiZulu leli. UHlanga Lomhlabathi lungumlondolozi waso isiZulu, sinalo lonke igunya lokusebenzisa leli gama. Besikhuluma nesizwe, akukho okonakele,” kusho uNgubane.
“Yigciwane leli uma like lakungena, walashwa, liyaphela. Akukho mjovo othize onikezwa wona ukulashwa. Lesi sifo sisuke ezilwaneni sangena kubantu
“Yigciwane leli uma like lakungena, walashwa, liyaphela. Akukho mjovo othize onikezwa wona ukulashwa. Lesi sifo sisuke ezilwaneni sangena kubantu.
YIGHANA kuphela okulindelwe ukuthi ishubisele iBafana Bafana emidlaweni kaGroup C yokuhlungela i-2021 Africa Cup of Nations.
Yigoli likaTebogo Mokoena elinyusele iBafana emaphuzwini angu-13 ngaphambi komdlalo wayo wokugcina weqoqo neGhana eCape Coast.
Yihlaya lelo ngoba ipolitiki yanamuhla ayihambisani nalo mthetho. Sithe sisababaza lo mthetho sezwa sekuthiwa uMntwana uzoba ngumengameli weqembu ingunaphakade. Umbuzo uthi uMnuz Hlabisa uyosithola nini isivivinyo sokuzibonakalisa kubavoti baseNingizimu Afrika ukuthi uphetheni uma inhlangano ayiholayo isazoqhubeka nokulawulwa ngendlela yomntwana? I-DA ne-EFF baholwa ngabaholi abancane kabi kodwa banamalungu ePhalamende amaningi kabi uma uqhathanisa nawe-IFP futhi nemisebenzi yabo iyabonakala. Kuyishwa ukuthi eminyakeni engaphezulu kuka-40 i-IFP yabakhona ayikazihleli njengeqembu elinenhloso yokuphatha izwe.
“Yihlazo ongakaze ulibone leli futhi kuyacaca ukuthi abantu abahlonishwa uma kunje. Ukuhambisa izidingo kuzophazamiseka bese kuqhubeka kuba nokusaphazwa kwemali. Angikaze ngibubone ubuholi obunhlanhlatha njengobe-ANC,’’ kubhoka uNkosi.
“Yi-IATAF yesibili lena eyokuqala yayise-Egypt. Iwumbukiso wezohwebo obalulekile kakhulu ngoba uhlanganisa izazi zemikhakha ehlukene. Kulo nyaka izogxila kakhulu kwi-African Free Trade Area. Siyabagqugquzela abantu ukuthi bawuhambele lo mbukiso ngoba ubalulekile. Uzovulwa nguMengameli Cyril Ramaphosa,” kusho uZikalala.
Yikho kanye lokhu okwenza uBiyana (28) alangazelele ngayo yonke inhliziyo yakhe ukungasali esikwatini esizoqopha umlando ngokumela okokuqala iNingizimu Afrika kwiFifa Women’s World Cup 2019, ezodlalelwa eFrance phakathi kukaJuni 7 noJulayi 7.
Yikho kona lokhu osekususe umsindo kwi-ANc njengoba kukhona abahambisana nesiphakamiso seDA kanti abanye bathi akumele i-ANC ivote ngokuvumelana neqembu eliphikisayo.
YIKHO kwaDlulujeqeza, umuzi weNdidane Gcwensa ohlaselwe yizigebengu ezifike zagqekeza futhi zantshontsha izindondo nemali kuleli Isithombe:SIGCINIWE
Yikho lokhu okuholela ekutheni nabanye abaqeqeshi bakwezinye izifundazwe abasebancane bafike bagqame emaqenjini aseKZN, njengoFadlu Davids noBenni McCarthy baseKapa.
Yikho lokhu okwenzeke izolo kwabeka iMamelodi Sundowns neManchester City, emizileni ebambekayo yokuvikela ngempumelelo izicoco, eseDStv Premiership nese-English Premier League.
“Yikho lokhu okwenze umphathi wethu ubaba uKhweca Mcineka aqale izinhlelo zokuba sibonakale emphakathini ukuthi siyizinsizwa ezizithandayo, ezingezwani nobugebengu kodwa eziziphilisa ngamandla azo. Siyaziswenkela, asizwani nokuhlukunyezwa kwabesifazane. Siyizinsizwa ezikwaziyo ukuthi umuntu wesifazane uyathandwa futhi siyalobola siganwe. Ngakho le nto yokusidelela uma sizigqokele oBrentwood kuthiwe siyadunusa, ibuhlungu futhi kuningi abakushoyo ngathi ongakubona udumale ezinkundleni zokuxhumana,” kusho uNtshangase.
“Yikhona esibona kungasiza ukuvikela amalungu ethu lokhu ngoba sacela ukuphelezelwa ngonogada abahlomile kodwa umnyango wasitshela ukuthi awunayo imali. Sacela ukuphelezelwa amaphoyisa nawo athi ayashoda. Amalungu ethu ayaqhubeka nokusebenza ezimeni ezinobungozi,” kusho uNaicker.
Yikhona kanye lokhu okucasula uHunt ngalokhu kumataniswa nalo msebenzi ekubeni engakaze awucele futhi kungekho noyedwa weSafa oseke wamthinta ngawo.
Yikhona-ke lokhu okwenza sithole abantu abaningi kangaka bethwasile kodwa ukugula obeku-baphethe kuqhubeka, izinhlupheko ziqhubeka. Lizokukhipha-ke idlozi kulesi sigodlo ngoba libona kudlalwa ngalo, kumbe uzibalekele wena, azokwenza ugobela uzokulandelisa ngemithi esekuthakatha, umphuphe ebusuku enza izinto futhi usutshengiswa ukuthi wenzani. Okutshengisa indlala nokulamba.
“Yikhona lokhu okugcina sekumfaka enkingeni. Uyakholelwa ukuthi akasoze ahlupheka emhlabeni kusekhona amadoda,” kusho uPabee.
“Yikhona okubalulekile engikulindele enkulumeni kamengameli. Okunye wudaba lokucishwa kukagesi, siyalimala kakhulu thina osamabhizinisi abancane ngoba uthola ukuthi ukudla esinakho kuyonakala ngaphambi kokufika kwesikhathi. Mina nginesikhungo sokunakekela abantwana, ngike ngihlangabezane nenkinga uma sekumele silungisele izingane ukudla, ugesi ungekho. ”
“Yikho nje, ukuthi basebancane ngakho kufanele bakhuliswe kahle kodwa ngokwenzeka kwezinto bazoba abadlali abasezingeni eliphezulu esikhathini esizayo,”kusho uJohnson.
Yikona osuke uzimisele ngako njalo uma ungena enkundleni. Ngiyazi besekudlule isikhathi eside ngihluleka ukukwenza kodwa ngiyajabula ukuthi sekwenzekile. Yikule ngqungquthela lapho kucace khona ukuthi kunenhlansi yethemba yokuzakha kabusha kwaleli qembu kulesi sifundazwe. Yikule ngxabano lapho indoda isolwa ukuthi idonse isibhamu maqede yadubula ngaso umufi. Ibe seyizidubula nayo. Izithandani zifele endaweni yesigameko, kwathi umamezala, obesathuka izanya, wabiza amaphoyisa. Yikuleso sitatimende sayo iSafa lapho abalandeli bedemelayise khona ngokwehlukana, abanye bebuza ukuthi “nisho ukuthi umqeqeshi unamanga? Ingabe udilika nini uJordaan esikhundleni?” Yikule video lapho uZuma ekhala khona ngendlela abantu abamnyama ababuye baziphathe ngayo kwezinye izikhathi. Yikuphi engingakwenza ukuze umama angitshele ukuthi ngingawuthola kuphi umndeni wami? Yikuphi esingakwenza ukugwema noma ukudambisa umonakalo odalwa ngukuguquguquka kwesimo sezulu? Yilaba asebengene kwiTop 10: King B Melato, Yanga Sobetwa, Thato Makapane, Ntokozo Makhathini, Mthokozisi Ngcobo, Nosipho Silinda, Xae Memela, Thando Mngomezulu, Lincoln Lewis, Niyaaz Arendse. Yilapha-ke odinga ukuba nendlela yokuboleka imali ngokushesha. Uma ungakwazi ukuhlelela ikusasa kahle uzithola usobishini lokudinga imali esheshayo njalo. Uma nje imali ephumayo ingaphezulu kwemali engenayo iyaqala inkinga. Uma kuphuma imali enkulu ngesikhathi esifushane kube kungengo zinhlelo zokuvala isikhala ngokushesha asuke esengena amazi endlini. Yilapho abantu bevele bageza izandla, babodwa abathi mhlawumbe sekuyisikhathi sokuthi ashintshe indawo acwala kuyo ikhanda. Abanye bathi kumele nomuntu omgundayo athathe umhlalaphansi ngoba akenzi neze umsebenzi ogculisayo. Kuvumbuka lesi sitayela nje, uKanye ubesanda kuba sematheni ezimboze ubuso nomqala evele ngamehlo nokushiye abantu abaningi beshaya amakhala ezinkundleni zokuxhumana ngalesi senzo. Akukakapholi maseko usevele wagunda isiqothu sesitayela. Yilapho abaqeqeshi abaqala khona ukushaya izibalo ukuze babone amaqembu abangase babhekane nawo kuma-quarterfinal. Amaqembu amabili azoqeda ehlezi phezulu eqoqweni ngalinye kwamane azodlulela kuma-quartefinal. Lawo azoqeda eqhulwini azoqhathwa naqede endaweni yesibili iqoqo ngalinye. Yilapho afika khona wathi uhlabeke umxhwele ngezobuchwepheshe ezikhonjiswa izitshudeni ezifunda khona. Wancoma neqhaza lazo ekukhiqizeni izibulali magciwane ezisetshenziselwa ukungasuleleki ngeCovid-19, nokuthi lezi zibulali magciwane abafundi bakuleya nyuvesi, baphinde baphisane ngazo emphakathini oswele ePitoli namaphethelo. Yilapho agcina khona ukubona ingane yakhe nalo wesifazane. Yilapho aqala khona ukuzibinyabinya anyakazise izinqa zakhe ezinkulu sakuba yinyoka. Kuzwakala nengoma elokhu ishaya ihambisana nomzimba wakhe nokungezinye zezinto ezivele zamenza wehluka kwabanye. Yilapho athi amasango avuleka khona njengoba ahlala isonto elilodwa waluthola ucingo olwashintsha impilo yakhe. Yilapho bethinteke khona abantu abaningi okubalwa nosaziwayo. UKelly ungomunye wabantu abathintekile ngezinto ebesezibhalwa abantu bemphendula ihlaya lo wesifazane nokuhlukumezeka kwakhe. Yilapho bethola khona incwadi yomshado eba wubufakazi obuqandula ikhanda ukuthi laba ababili abathandanayo bashadile futhi bashade ngokwesintu. “Yilapho bethola khona ithuba lokuthi beqe kulezi zikhungo esisuke sibabeke kuzona,” kusho uMnuz Lesego Yilapho egulukudele khona uLerato waphawula ngokuthi uJub Jub wenza iphutha ngokuphawula ngalolu hlobo. Akagcinanga lapho uLerato waveza nokuthi konke lokhu okwenzekayo kunomsuka nesandla sabakwaGupta okuyibona abawumgogodla wezinkinga eNingizimu Afrika. Yilapho ekhombise khona abathandi bediski ukuthi akaphiwanga ekulidlaleni nje kuphela kodwa futhi uyakwazi ukukuthatha akubeke ngokulihlaziya. “Yilapho engahlangana khona noMfundisi uMthunzi Namba noMfundisi uJabu Hlongwane, sabe sesiqala iqembu okuthiwa yiFamily Factory. “Yilapho engingenele khona ngezimpama engishaya ngaze ngawa ngaquleka,” kuchaza umfundi. Yilapho enze khona ingoma eshise izikhotha ethi Jehova Retshepile Wena. “Yilapho esithutheleka khona sonke siwumphakathi siyokha amanzi kulo muzi okushonwe kuwo. Yilapho evuke khona indlobane, waveza ukuthi uyisibonelo esifanele uma kukhulunywa ngamabhizinisi abamnyama. Yilapho ke afike khona wabika icala eDurban Central. UZulu utshele iSolezwe ngoMgqibelo ukuthi unothando olujulile lukaLungile, wathi yingakho nje kungelula ukuba amvumele ahambe. “Yilaphoke baqale balwa khona nathi. Bebebulala yonke into esendlini beyishaya ngezimbazo. Ngenkathi kungenelela amalungu omphakathi, onogada babe sebedubula bebhekise kuwo,” kusho ilungu. “Yilapho-ke engibone khona ukuthi akusizi ukuzithambisa, ngibe sengivele ngigadla kulabo abebeseduze. Ngivele ngazinika isibindi sokuthi vele ngeke badubule phambi kwabantu equlwini. Yilapho-ke engiqale khona ukuphoxeka. Hhawu! abantu behlangana okokuqala ngemuva kokushada, bengilindele isiqephu socansi esivuthayo esizoshiya wonke umuntu ebhayisikobho ebhale u-4 kodwa dololo. Yilapho ke ingane ithola amahlazo kamama wayo ukuthi walala namadoda amangaka, kanti futhi akayazi okuyiyona eyamkhulelisa. Nakhona lapho kuyenzeka amadoda awakhumbulayo umama ukuthi waya nawo ocansini abe mathathu, nakhona lapho uthole ukuthi imiphumela iyawaphika la madoda amathathu. “Yilapho-ke kuqale khona ukuqhakaza kwekhono lami lokulingisa emidlalweni yethelevishini okubalwa kuyo neSibaya. “Yilapho-ke kwabe sekuvela umqondo wamathelevishini. Saphakamisa ukuthi kufakwe nezinye izibhedlela okuyiKing Edward neKing Dinuzulu kodwa bakhala ngokuthi eKing Dinuzulu kusebenzela omunye usoseshini. Yilapho-ke okuvela khona ukuthi bakhule kangakanani ngokomqondo ngoba phela kusuke kufanele banakekele izingane yize besuke bengasathandani. “Yilapho-ke okuyobe sekuvela khona ngalo mdlalo omusha,” kuchaza umthombo. Yilapho-ke osekudingeka khona ongoti abazokwazi ukuthi leyo nhlanganisela ikhiphani engenza muphi umonakalo emzimbeni womuntu. Ngabe lawo makhemikhali ayahambisana yini futhi afanele yini ukungena egazini lomuntu? Yilapho-ke unkosikazi waso kusolwa ukuthi waya kokipita noMadela. Yilapho kungikhanyele khona ukuthi kungenzeka naye ulibone kanjalo igama lami. Yilapho kusuke khona umsindosinamathambo baqala phansi abantu bambiza bizwa kwakhe ngeqola, nokuyigama ebeselithanda ukukhohlweka ngoba ubenza imisebenzi emihle futhi ebonakala esezimele. Yilapho kutholwe khona ukuthi iziteshi zamaphoyisa ezingu-30 zimatasatasa ngenxa yokudlanga kobugebengu. UCele uthe bekushaya umoya ngesikhathi izwe lisekuLevel 5, 4 no-3. Uthe ukuxegiswa komthetho wokuvalwa kwezwe yikho okuholele ekwandeni kwezigameko zobugebengu. “Yilapho ngabonwa khona abantu abaningi abangigqugquzela ukuba ngiqophe. Vele ngikhule ngithanda umculo weNdidane noweBhova LikaDikadika kodwa ngingazitsheli ukuthi ngiyogcina sengisebenza nomunye wala maqhawe. Yilapho obona khona ukuthi inkulu indaba ngalezi zingane, indlela ezigqoka ngayo nemfashini yesimanje yehluke kakhulu kuneyangama-80’s. Okumangazayo wukuthi kunabantu beminyaka ka-1990 ongeke ubezwe bethi vu ngabaka-2000 ekubeni yibona abasondele eminyakeni yabo. Babodwa abakhala ngokuthi abaka-2000 bayashesha ukuqoma nokukhulelwa futhi abalazi ihlazo. “Yilapho okucaca khona ukuthi ubuthakathi ngempela yini noma bekuwukushintsha nje kwebala lesikhumba. Kodwa kuyenzeka umuntu uma ethwetshuliwe ashintshe ibala, bangcwabe into engekho,” kusho uDkt Mhlongo. Yilapho okuqhamuke khona usihlalo weGalaxy ebinezinyanga ezimbalwa yakhiwe, uTim Sukazi, wacela uMalesela ukuthi azoshayela umkhumbi wakhe. “Yilapho okusuke khona uthuthuva ngoba abasolwa bavele bahosha obhushu nemimese kwaphetha ngokuthi kugwazwe abafowethu abathathu, kwashona uMandla. Ushonele ekhaya egcekeni egwazwe ngebhodlela nommese,” kusho uNksz Nyoka. Yilapho sibona khona nezimoto ezivuleka ukhakhayi zivuliwe, abantu bethi ukuzipholisa kwazise kuba nzima ukuzivula uma kubanda. I-BMW 4 Series Convertible, etheleke kuleli ekuqaleni konyaka, uyakwazi ukuyivula ngisho kungashisi kangako ngoba iyafudumala ngaphakathi ngisho ukhakhayi luhleli phansi. “Yilapho sithole khona ukuthi imali lo sisi ubeyikhipha usuku nosuku. Sithole ukuthi sekusele uR7 000 kuphela ebhange,” kusho umzukulu. Yilapho ubona khona ukuthi le ndoda yayiyinto enkulu. Kubuhlungu kakhulu,” kusho uLunga Sokhela oyimenenja jikelele yaMaZulu.
Yilawo magalelo akhele uDlamini ugazi kubaphathi baMaZulu, abasolwa kakhulu ngokuthi iqembu lihlezi livika izembe.
yileli gciwane okungukuthi uyavikela noma usetshenziselwa ukwelapha isiguli esesinalo leli gciwane.
Yile nkinga esibhekene nesibhekana nayo imihla namalanga esiyiqaqelwe imithetho elishumi kaNkulunkulu okunzima ukuyiphila nokuyigcina. Sihlale sicela sithi siyahlupheka, ekuhluphekeni kwethu siyaphuma singena sithi sizama impilo esiyibiza ngokuthi ingcono kodwa konke lapho sisuke sihamba khona singabheki ukuthi sithi sihamba sibe siqhuzuka.
Yile nkulumo eyenze imbongi uNtsiki Mazwai yatinyelwa yizinyosi ezinkundleni zokuxhumana.
“Yilesi sifo sofuba. Ngichithe amahora ayisithupha egunjini lezimo eziphuthumayo. Ngihlale izinsuku ezimbili esibhedlela kodwa ngomusa kaNkulunkulu ngiphumile, angibange ngisaficwa uNcibijane esibhedlela,” kusho uNatasha.
Yilesi simo esibangela abantu besilisa bahlale besolwa ngokuthi abakwazi ukufikisa abathandiwe babo kuvuthondaba, kube ngathi inkinga ingakubona kanti isiphetho nguye umlingani wakho owalimala wahuzula lo muzwa waze wagcina esenesifo umhlume.
“Yileso isimo. Manje sizobe sizenzela phansi uma minyaka yonke sizophila ngokudedela abadlali bethu abamqoka. Sonke siyabona ukuthi kwenzekani kwiMaritzburg (United). Badedele abadlali babo ababili abamqoka. Basuke ekubeni yintandokazi yeqembu manje kodwa bathwele kanzima.”
Yileso sikhathi lapho wesaba ngisho ukuthuma esitolo ingane yentombazane okungenzeka ibuye iyisidumbu. Abesifazane besaba nokuvuka ekuseni bayozivocavoca emgwaqweni ngoba kungenzeka balandelwe, babulawe.
Yileso simo mhlawumbe esihlukile eqenjini elikhulu nelincane leCity.
Yileyo nkulumo ezocacisa ukuthi mungakanani umonakalo odalwe yiCovid-19, nokuthi bahlela ukuthi siphume kanjani kulolu taku. Kumele sikhumbule ukuthi imali ayimili ezihlahleni, uhulumeni ngeke asebenzise imali angenayo.
Yileyo nto-ke eyenza thina bantu besifazane simelwe yingqondo nenhliziyo. Indoda enjalo ayidingi kuhlonishwa.
Yilezi zimangaliso engihlale ngikhuluma ngazo ngithi baningi abantu abathwasile kodwa akwenzeki lutho. Abanye baba nenhlanhla yokuthi batshelwe ukuthi phuma lapha kudlalwa ngathi. Izingane eziningi namhlanje ezifundayo ezehluleka ezikoleni kokunye zilahlekelwe ngumsebenzi ngenxa yendaba eba yisiphetho yokuthi akuthwaswe. Engiqonde namhlanje ukudlulisela kuwona wonke umuntu wukuthi ngo-2021, ake ubalekele kude nale Covid yokuthwasiswa kwabantu kungekho sidingo. Leli gama nalesi senzo ake kufane nesihogo esizokushisa uma ungene ungaboni.
Yilezi zimo ezenza abantu abaningi babe sebetholakala behlala bebalekela abaqoqi bezekweletu, abanye babaqoqi bezikweleti basebenzisa izindlela ezingekho emthethweni, njengokudla impahla yokweletayo ngaphandle kokulandela imigudu efanelekile.
Yilezi zinongo ezenza u-Erasmus aye kulo mqhudelwano ukuzethemba kuphezulu. Ukudla iChampionship kusho ukuthi amaqembu amabili okuhlale kubhekwe kuwo ukuthi kuphume umpetha womhlaba, iNew Zealand ne-Australia, usuwashayile. Lokhu kukodwa kwenza amazwe afana ne-England, Wales, Northern Ireland neFrance aphathwe yintola.
Yilezi zizathu nezinye ezenza uKadodia ashaye ngonyawo athi uTinkler akayi ndawo eqenjini lakhe.
“Yiliphi ibhola lethu? Ngokwami asisenalo, siyafunisela. Kufanele lokho kushintshe, yikho ngithi kudingeka ushintsho. Sidinga abantu abadlalile ebholeni. Uma ubuka iBafana kwi-Afcon, ayidlali kahle neze. Ibhola lethu alikho, sizama ukuhlanganisa okwamanye amazwe, asigxilile kokwethu. Akufanele uma iqembu lesizwe lihlungela imiqhudelwano simince. Kufanele siye emiqhudelwaneni kukhalwe ngathi. Indaba yokubala, ukuminca nokuhlala ethembeni kufanele konke lokho kuphele. Sinethalente nezinsiza ezanele kuleli lizwe ukuthi singaba yizwe eligcwalisayo nje emiqhudelwaneni emikhulu,” kusho uRadebe.
“...Yilo bhuti wek’liveji ozenza mina. Ebese edakwa alale bhusende namantombazane, maqede kusukelwe mina ngingazi lutho. Mina ngiyazihlonipha...,” kusho Igcokama Elisha, okulindeleke ukuba likhiphe i-albhamu entsha, elizibiza kuyo ngeNdlabeyiphika.
Yilo iqoqo lama-screenshots emibhalo kaZizile ayeyifake kuFacebook, ebe seyithunyelwa kuTwitter. Ugxekiwe kakhulu uZizile ngokuhlekisa ngamazinyo esisheli sakhe.  Nabasondelene naye babe sebeza nezabo izindaba abazaziyo ngaye. Abasebenzisi bakaTwitter bathe akakhishwe u-Oneida ngenxa yombhalo wakhe onenhlese yobuhlanga.
“Yilokho abakulindele kithina. Asinaso isikhathi sokusinisa amahleza, asinaso isikhathi. Kumele abantu abasivotele babone ukuthi abazange balahle ivoti labo ngokuvotela i-ANC,” kusho uNksz Majodina.
“Yilokho asenzela khona, ukukhombisa uktuhi uhlezi enaleyo ntshisekelo futhi angingabazi ukuthi uzohlala la futhi uzoqhubeka nokubhala kabusha amabhuku omlando.”
“Yilokho engikholwa wukuthi kuyisifiso sesikwati sonke saMajita njengamanje,” kusho uMeyiwa. “Emdlalweni wethu odlule siphuthwe yithuba lokuba kowamanqamu sehlulwa yiZambia ngo 1-0 kuma-semi final. Kulokhu kumele senze kangcono. Ngihlale ngifisa ukwenza kangcono nokuzuza okuningi,” kusho uMeyiwa
“Yilokho engikwaziyo ngeke ngiphawule ngowesifazane onabayeni ababili ngoba akukaze kwenzeke lapha kithi, ngeke ngikhulume ngezinto zakwamanye amazwe.
Yilokho-ke okuzobe kubangwa yila maqembu amakhulu akuleli kusasa, hhayi iligi. Uma kungelona ihlazo lokho angazi ukuthi ungakubiza ngani. Iqiniso wukuthi la maqembu womabili adinga isixaxambiji esikhulu ohlangothini lwabadlali nokuphathwa kwawo.
Yilokho kuhlabana okumenza ahleke yedwa kwazise ubekhona nasesikwatini ebesiyibambe ngo2015 kwi-Afcon ka-U/17 maqede safinyelela kweyamanqamu.
Yilokho okufanele ngigxile kukho ukuthi ngiyikhuphula kanjalo indlela engidlala ngayo ukuze ngizonikwa ithuba lokumela izwe lami. Hhayi ukugxila ekutheni kungani ngingafakwa esikwatini. Akubalulekile okwamanje.
Yilokho ophupha ngakho njengomdlali webhola - ukudlala nezinkunzi zase-Europe. Ngijabule kakhulu. -malibongwe mdletshe
Yilokhu athe kwenza abantu bacabange ukuthi yinyoka enamakhanda ayisikhombisa ngenxa yemibala evela emafini.
Yilokhu ofuna ukukubona eqenjini elifuna ukuba ngompetha noma elifuna ukuvikela isicoco salo. Ngicabanga ukuthi badlale kahle kakhulu. Eqinisweni ukubambisana eqenjini kuhle kakhulu, kusho uMngqithi.
“Yilokhu okwakushiwo yisigebengu esingaziwa ngokudunwa kwezimoto kodwa kwagcina sekuphenduke udaba engathi kugqugquzelwa ukuthi abantu bangawafasi amabhande uma beshayela. Kuyiqiniso ukuthi ngokuqaqa ibhande omunye engacabanga ukuthi ukhipha isikhali kodwa kumele ukwazi ukuqinisekisa isigebengu ukuthi awukhiphi sikhali nokukunikeza amathuba angcono okuphuma emotweni ungalimele. Lena ngenye yezinto ozoyifunda namanye amathiphu kubantu ababe yizaphulimthetho,” usho kanje.
Yilokhu okwatholwa yithimba leSolezwe ngeSonto, yizimenywa namalungu omphakathi abebeyingxenye yomcimbi womqeqeshi weMamelodi Sundowns, uManqoba “TV” Mngqithi, wokugubha iminyaka engu-50 azalwa, obusesigodini saseLusizini, eMvubukazi, eMzimkhulu kusavalwe isizini ngoJulayi.
“Yilokhu okwenza ukuthi abaningi kuthiwe bayakweleta njengoba nenyuvesi ingasakwazi ukubaxhasa,” echaza.
Yilokhu uMhlongo, ongumpetha we-SA super welterweight, abekade ethe uzokuqeda. Nokho ufice inyoka iphuza umhluzi kuKalombo oqeqeshwa nguDamien Durandt, indodana kaNick Durandt ongasekho. UKalombo ubehambisana namabhokisa angakubo okukhona kuwona * -Ilunga “Junior” Makabu ogingqe uThabiso “The Rock” Mchunu eThekwini eminyakeni edlule.
Yilo leli qembu elikhiqize uNondumiso Shangase noNonkululeko Mlaba abebeseqenjini lesizwe ebelimele elakuleli kwi-2020 ICC Women's T20 World Cup, e-Australia.
“Yilona Igcokama Elisha elingisukelile. Kunengoma yalo elisanda kuyikhipha, lapho lizibongela lase lidelela mina. Kuyona lithi: Ngizokuqeda kancane kancane kuhle kwamashethi eNjomane. Lokhu ngikubone likubhekise kimina ngoba yimina obizwa ngeNjomane. Bengingaqondile ukulisukela kodwa bengiphendula elikushilo ngami,” kusho uDSD.
“Yilona ithuba likaStash leli lokuveza ithalente lakhe. Akazimisele ngempela, abe umduduzi wabalandeli kulezi zinkinga ezikhona. Ngokuqhubeka kwesizini izinga lakhe lokudlala lizonyuka. Ngimfisela inhlanhla,” kuqhuba le menenja.
YILONA leli isonto iSt Michael’s Mission, eseNdonyane, eHighflats, uFata Vusi Sokhela, atshelwe amakholwa ukuthi angawubeki umcondo wakhe kulona. Abazalwane nomphakathi bathe sebemtshelile ukuthi akakhohlwe ukuthi uyophinde alenze iMisa kule ndawo njengoba bemxwayise ngesonto eledlule bemkhumulisa izevatho zokulenza Isithombe: BONGANI MBATHA/AFRICAN NEWS AGENCY/ANA
Yilona limi olujwayele ukusetshenziswa kwezamabhizinisi ezindaweni eziningi kuleli.
“Yilona oluzophendula imibuzo wonke umuntu anayo ngalokhu kuduka kwezinsiza,” kusho uMthethwa.
Yilona qembu elisaphethe leli rekhodi kanti ngemuva kwayo kulandela omkhaya bayo iSuperSport United, esalilande kanye enethini nokufakazela ukuthi ibe sendaweni yesibili.
YIMALI eyenze uMabhudi “Bhubesi” Khenyeza walaxaza umsebenzi wokuba yiphini lomqeqeshi kwiMaritzburg United esemathukwini kwi-log ye-Absa Premiership.
“Yima sizothola ukuthi kwenzakalani ngoba akukho muntu oseke waxhumana nathi njengekomiti, ezwakalisa izikhalazo zomphakathi,” kubeka yena.
Yimbi le nto. Kungaba kuhle wonke umzali abe wumzali. Izingane siziqaphele ukuthi zenzani esikoleni, sibazi nothisha abazifundisayo sigqugquzele ukuthi bazicebe uma zona esikoleni. Lokhu kungawenza umehluko.
“Yimboni ewumgogodla wesizwe le kodwa eshoda ngabesifazane,” kusho uNksz Magubane.
“Yimeya kuphela noma yisikhulu ophikweni lwamanzi esizobalalela uma bekhuluma manje. Sizame sahluleka ukuxoxa nekhansela ngale nkinga kodwa kasisizakalanga,” kusho ilungu lomphakathi elingathandanga ukudalulwa.
“Yimibiko engamanga lena. Akukho muntu emndenini wakwaMkhize onebhizinisi lokukhiqiza, ukudayisa nokusabalalisa izimpahla zokuzivikela kwiCorona,” kusho uDkt Manzi.
* Yimicabango eminingi efika yelakanyana ehlanganisa izinto ezimbi esezike zakwehlela, abantu asebeke bakucasula. Konke kuvuka kube kusha. Lokhu kubizwa wodokotela bengqondo ngokuthi yiBrain Fog.
Yimina engibhekene nohlelo lokuthi leyo ndawo ithole ukunakekelwa okuyifanele. Amagama abantu abahlala khona asahanjiswa ezinhlakeni ezibhekele ukusatshalaliswa kokudla emphakathi emasontweni amane edlule. Nabo bazowathola amaphasela okudla uma konke sekuhlelekile, kusho uMkhithi.
“Yimina enginike usihlalo umbandela. Yena akukho angibekele khona njengomqeqeshi. Ngimtshelile ukuthi kuyona yonke iminyaka iqembu lihlala libalwa navika izembe. Ngizibekele umgomo wokuthi kungaphinde kwenzeke lokho. Angifuni ukufaka ingcindezi ngokufuna okungaphezu kwalokho ngoba ngineqembu labafana abancane. Kodwa ngokuhamba kwesikhathi bazovuthwa, siqale ukuzibekela eminye imigomo,” kusho uSeema.
“Yimina omdala kanti udadewethu nomfowathu abancane babheke mina ngakho konke.”
“Yimina osenkingeni namhlanje. Angikhululekile nhlobo emoyeni njengoba ingakafiki imali kubanikazi bengoma. Engifuna kwenzeke njengamanje ukuthi uZanda noKaybee balulungise lolu daba,” kubeka yena.
“Yimina ovule icala ngoba ubaba uMavundla ubejikijela izinkomo zami ngamatshe wagcina esejikijela mina uqobo ngivika amatshe. Ngiphatha ucelemba nenduku uma ngiyolusa mina hhayi ngoba bengiwuphathele yena. Sixabanile saze salwa ngambamba ngamgingqa phansi futhi ukube bengifuna ukumbulala ngabe ngimbulele,’’ kusho ikhansela uZulu.
“Yimina owenza isiphakamiso emhlanganweni wesigungu esiphezulu (NEC) se-ANC ukuthi kufanele siyixoxe indaba yezimali ezinikelwa emkhankasweni yalabo abasuke beqhuba imikhankaso yokuhola i-ANC. Ibiminingi imikhankaso ebikhona ngesikhathi sibheke kwingqungquthela.”
Yimina umama kaMandla wangempela owamthwala izinyanga eziwu-9 ekugcineni sengizodomorozizwa yilo makoti omusha obhedayo. Umakoti uthi thina asigcine ukufika noma sofika ngomshado omhlophe. Ngicela ukwazi ngempela ukuthi ningashada kanjani ngingekho, obani laba enibambesayo? Angibazi, kusho lo wesifazane.
“Yimina umuntu engaqhamuka nombono wokuthi kube khona isikhungo sokuqopha esiphinde sithuthukise amakhono ahlukene eKZN ukuze kuthuthukiswe amakhono entsha futhi kuphele ukuthi abaculi uma kubonakala ukuthi banethalente kumele bahambe bayohlala eGoli. Ngaqale ngakhuluma noDkt Zweli Mkhize esewuNgqongqoshe wezeziMali nokuThuthukiswa koMnotho ngalo mbono, bawulalela futhi waba yile nto engangiyicabanga,” kuchaza yena.
Yimiqhudelwano efana nale (esingathwa ngobuchwepheshe) esisiza ukuthi siqhubeke nempilo. Seside isikhathi singagijimi mijaho kodwa silokhu sizilolonga. Uyazi-ke ukuthi kuyakhathaza ukulokhu ujimile kodwa kungekho umjaho owugijimayo. Siyakuthakasela kakhulu singabasubathi ukuthi kube khona nemijaho efana nale yezobuchwepheshe. Okuhle kakhulu ngalo mjaho wakithi ngowokuqoqa imali yokunikela emphakathini, kusho uKhumalo.
Yimoto enhle, ewadonsayo amehlo, oyijabulelayo ngezimpelasonto uma ushaywa wumoya futhi nansuku zonke engenankinga ngoba isikhala sikhona futhi ithule ngaphakathi uma ivaliwe.
Yimpi ende ukunqoba esinye isicoco. Nakuba kunjalo maningi amathuba okuthi siphinde sinqobe ezinye. Kuyangijabulisa ukubambana kwabadlali bami ngale ndlela. Sizobheka ukuthi kwenzekani ezinsukwini, emasontweni nasezinyangeni ezizayo. Okumele sikugade ukungabi nemibhiyozo eminingi. Uma sifuna ukufeza leli phupho, kumele sibe siqala sisebenza kanzima, kusho uZinnbauer. Uthe ngaphandle kokujabulisa amaBhakabhaka lesi sicoco usinqobele indodana yakhe uFabio olimale engozini yemoto ezinyangeni ezedlule.
“Yimpi esingakayilwi kahle ukunqanda ukudayiswa kwezincwadi zokushayela. Sizowuqinisa umthetho ngoba sesibonile ukuthi ukudayiswa kwezincwadi kunesandla ekubhebhethekeni kwezingozi emigwaqweni,” kusho uNtuli.
Yimpilo yabantu le okukhulunywa ngayo. Akukwazi ukuthi kungalindwa. Kumele zonke izinhlelo zenziwe namhlanje (esho izolo), kusho uNksz Caluza.
Yimpumelelo yethu efuna ukusifakela ingcindezi. Uma singanakile singazithola sisenkingeni. Kumele kube khona esikwenzayo,“ kusho uMaduka. “Yincwadi ezonyakazisa ipolitiki yase-Afrika bese iletha uguquko.” “Yindawo eyethusayo kakhulu ukudlala ekuhambeni neMazembe. Abalandeli bakhona benza konke okusemandleni ukukufaka ingebhe kusuka ufika kuze kube ngosuku lomdlalo. Babodwa abazokukhombisa ngezandla zabo ukuthi bazokunquma umlenze noma umqala. Inhloso kusuke kuwukwenza ubone sengathi ngeke uphume kuleya nkundla uma uke wanqoba,” kusho uMngqithi. Yinde, iphakeme futhi ivulekile kunendala. Iwheelbase yayo ingu-2 856mm nokuwubude obungaphezulu ngo-46mm uma uyiqhathanisa nendala. Eye-3 Series iyishiya ngo-5mm. Yinde iwuhuntshu bese ikhasa phansi. Ubhonethi mude nokuyilapho kunenjini engu-4.4 litre V8 khona. Le njini ikhafula amandla angu-460kW ne-torque engu-750Nm. Iqhasha ihlale lapha kwazise kuyithatha imizuzwana engu-3.2 kuphela ukuthi ifike ku-100km/h. Kuwubala kakhulu kuyo ukweqa esivinini esikufaka endlini emnyama njengoba sigcina ku-305km/h YINDLALA eholele ekutheni abashayeli bamatekisi kasoseshini wakwaMNR, eMlaza, babuyele emsebenzini izolo. “Yindlela aziphatha ngayo yiyo emenza anikwe umsebenzi wokugqoka ibhande, konke lapho edlala khona,” kusho uPule. “Yindlela isimo esiyiyona kwiPremier Soccer League. Noma yiliphi iqembu lingayiwina indebe. Akukho okuqinisekisiwe ukuthi elinye iqembu lingavele lingene ensimini bese lishaya elinye kalula nje. Akufanele bazithele ngabandayo, kumele baqine ngokomqondo. Kufana nakwi-English Premier League lapho kungelula khona ukusho ukuthi ubani ozowina i-FA Cup. Buka nje iFree State Stars iwine iNedbank Cup ngesizini edlule. IMaritzburg United ibikowamanqamu (weNedbank Cup ngesizini edlule),” kusho uKhoza. Yindlela lena izinkampani ezibuyisela ngayo kubantu zikhuthazwa yiMandela Day ebingoMgqibelo. “Yindlela nje yokuzama ukugeza igama labo kubantu kubukeke sengathi izinto bayazisukumela. “Yindlela (ukungena ekuqeqesheni) yokuqhubeka nokuqhudelana. Iningi labadlali lithuthela ekuhlaziyeni kwiTV, nokuyinto engingeze ngalwisa umuntu ngayo kodwa ngibona sengathi abanye balabo badlali banolwazi oluningi olungasebenziseka kangcono emdlalweni ukuba bangene ekuqeqesheni. Yinduna yaMagez’amahle ongeke uyizwe itshala impi. Ngiyazi Igcokama neNdlamlenze bazoyithatha kancane le nkulumo yami kodwa fanele bazi ukuthi bathandwa kanjani. Ngingathokoza uma inkulumo yami ingafika nakubona. Uke uthole induna igxeka umculi kusukela ekuseni ikhuluma amagama angemahle. Yizinduna eziphehla udlame. Yingakho abesilisa abaphuza kakhulu begcina belishalazela ikamelo. Kubalulekile nokubalula ukuthi odokotela bathi kwabesifazane utshwala buyalenyusa leli homoni bese belangazelela kakhulu utshwala, kodwa kwabesilisa utshwala buyalona. yingakho bathungatha omunye umethuli ozoqhubeka nohlelo. Yingakho bedinga ukushayelwa ihlombe uDwayne “The Rock” Johnson noJason Statham ngamagalelo abo angamenza umlandeli weFast and Furious ayibuke ayiqede iHobbs and Shaw engakhali ngoDiesel. Yingakho ebamema ukuthi babe yingxenye yomkhankaso wakhe. Yingakho egqekeza, entshontsha futhi ekhanda izimoto. Yisimo akhulele ngaphansi kwaso esimenze waba yilo muntu anguye. Kanti mina ngiyintombazane ezilungele nje,“
Yingakho ekhuthaza ukuthi umzali aqale ekhaya abheke uhlobo lomndeni ozosondelana nengane.
“Yingakho eminye iminyango ingafuni nokubabona abesifazane abamhlophe noma abangamaNdiya...akukhona ukucwasa, nithanda ukugcina isiNgisi,” kuqhuba yena.
“Yingakho ethi ngeke esamdedela uKhenyeza ukuba aqeqeshe iqembu le-MDC le-Arrows.
“Yingakho iligi yethu ingekho ezingeni okufanele ngabe ikulona ngokwekhono esinalo ngoba sinonompempe ababhedayo. Kufanele babhukule ngoba abaqeqeshi bayatshelwa lokho. Kufanele uqhamuke neqhinga lokwehlula iSundowns, kufanele ube phezulu. Kodwa onompempe bangahlala bengagculisi.”
Yingakho iNgonyama yesizwe samaZulu uMisuzulu ithe ayiwenze lona, kusho uMntwana uThulani.
Yingakho inkohlakalo ezinhlakeni zikahulumeni iyichilo elinomthelela omubi esizweni sonke.
“Yingakho isikhathi sami esiningi bese ngisichitha ngesikole ngamisa izinto eziningi ebengizenza eceleni.
Yingakho isiShayamthetho saphasisa imithetho elawula imishado eyaziwa ngeMarriages Act ebhekela kakhulu imishado yasentshonalanga ejwayele ukubizwa ngomshado omhlophe, iCivil Union Act ebheke imishado yabathandana nobulili obufanayo neRecognition of Customary Marriages Act ebhekele imishado yesintu.
Yingakho isiteshi sethelevishini esigxile emculweni wabantu abasha iMTV Base ithathe isinqumo sokuthulela isigqoko le ngwazi emculweni wokujuxuza.
“Yingakho isizwe sicele kube nomhlangano nendlunkulu lapho sizozwakalisa ilaka lethu.”
''Yingakho ke i-Afriforum izama konke okusemandleni ukuvimba ukuxhashazwa kwezinsiza zombuso namandla. Sibona kufanele nabezempilo abazimele bavunyelwe ukusabalalisa umgomo weCovid-19,'' kusho uvan Zyl.