input
stringlengths
1
130k
“Wumdlalo okufanele siwunqobe ngayo yonke indlela, asikwazi ukulahla amanye amaphuzu.
“Wumdlalo okufanele siwunqobe. Singenzeli thina kuphela ngoba vele asimele thina sodwa kodwa simele izwe (iNingizimu Afrika) lonke,“ kusho uMoleko.
Wumdlalo onzima esizowudlala neTTM. Angicabangi ukuthi iseyiqembu elifanayo nesidlale nalo ekuqaleni kwesizini. Badlala kahle. Ngicabanga ukuthi manje sebewine imidlalo emithathu ilandelana. Ngakho kuzoba wumdlalo onzima. Abadlali babukeka bezelwe kabusha ngaphansi kwabaphathi abasha. Bafuna ukudlala. Kunabadlali abasezingeni eliphezulu abangawushintsha umdlalo. Kuzoba nezinguquko esikimini sethu, kodwa hhayi ngoba siwuthatha kancane lo mqhudelwano noma siwuthatha njengento engekho phambili kithina. Sifuna ukwenza kahle kuyona yonke imidlalo kungakhathalekile ukuthi yiligi noma yindebe. Sizobophela abadlali abangu-11 abakhona, kusho uTruter.
wumeluleki wezothando, uPhindile Grootboom. Kuzobe kukhona izibukeli ezizobe zilandiswa ngowesifazane ozobe ekhona ngalelo langa.
“ Wumfana obenekhono enezimpawu zobuholi futhi ubengahamba ibanga elide ebholeni. Ngicabanga ukuthi siwumphakathi asenzi okwanele ukwelusa abafana, bagcine sebengena ezilingweni. Ngibuhlungu kakhulu ngendaba kaLuyanda,’’ kusho uBhengu.
‘’Wumhlangano wenhlangano nje ojwayelekile ozokwenziwa ngezobuchwepheshe besimanje. Kuzoxoxwa ngezindaba ezehlukene ezibhekene nezwe lethu njengamanje.
“Wumklomelo omusha lo, asikaze sibe nomdlali oqokelwa kuwo. Kuyaqala kodwa kuyajabulisa kakhulu.
Wumlando ongeke ugqwale oqoshwe nguKlopp ehola iLiverpool igqiba ishobolo leminyaka engu-30 isizwa ngedaba isicoco seligi.
“Wumncintiswano ngeke kuwine wonke umuntu. Kusenomunxa osele wengoma ehamba phambili, uma ingoma yakhe idlale kakhulu emsakazweni izongena kwezingu-20 ezizovotelwa ngabantu. Uma seliphumile lolo hlu ngiyazi baningi abasazokhala njengenjwayelo,” kusho uSibisi.
“Wumthetho esizowulandela manje ngoba yinto ebisiphathisa ngamakhanda. Sizoqhubeka nomgomo wokuthi kuthathwe umhlaba ngaphandle kwesinxephezelo, sibheka izindlela zokwenza lokhu, siyazi amanye amaqembu asazokhuluma ngokuthi kumele umhlaba ubuyiswe thina sibheka ukuthi lokhu kuzokwenziwa kanjani.”
Wumuzi onamagumbi amabili, wakhiwe phezu kwesitamukoko. Abake bangena ngaphakathi bathi endlini encane akukho ngisho umsele odonsa amanzi uma kade begeza, okuphoqeleka ukuthi basebenzise indishi bese bewachitha emnyango amanzi.
Wunyaka ka-10 uParker egijima kwiChiefs, kanti usezidle cishe zonke izindebe naleli qembu ngaphandle kweChampions League, abaqalayo ngqa ukufika kowandulela owamnqamu wayo.
Wunyaka wokugcina umcimbi omkhulukazi wezokukhangisa amaLoeries uba seThekwini ngoba iyaphela inkontileka eyasayinwa ngabanikazi bawo nezikhulu zikaMasipala weTheku.
“Wusuku lokugcina lolu sitelekile (esho izolo), kusasa (namhlanje) sibuyela emsebenzini. UMnyango wezeMpilo kuzwelonke usithintile. Namhlanje besiyozwakalisa izikhalo zethu eMnyangweni wezaseKhaya ngoba uyasicindezela, usifuna izitifiketi kodwa kusasa sibuyela emsebenzi,” kusho yena.
wusuku lokugcina umqeqeshi waleli qembu * -Ernst “Mazinyo” Middendorp esebenza kuleli qembu.
“Wusuku olubalulekile lolu kothisha nakuba bebhekana nezinselelo nsuku zonke. Sithemba ukuthi nizoqhubeka nomsebenzi omuhle nakhe isizwe.”
“Wusuku olubi lolu ebholeni laseNingizimu Afrika. Ubemnene futhi ezimisele ukwenza noma yini ukukhulisa unobhutshuzwayo okuyinto abeyithanda kakhulu. Ubeyisibonelo ephakathi enkundleni nanoma esengaphandle futhi bekuyinto efanayo,” kusho uJordaan.
Wusuku olumqoka kuMotaung, emndenini nakubadlali ngoba ubeqeda iminyaka engu-77 edla anhlamvana, iChiefs yavele yanqoba ngo 4-0.
Wusuthu olubhodloze inethi kuqala ngegoli likaXola Mlambo ngesiwombe sokuqala kodwa zishintshe sekungu 1-1 ngemuva kwephenathi ye-Arrows evalelwe nguKnox Mutizwa.
wUthe akazogcina ngokuweseka ngemali kuphela amakolishi kodwa ufuna kube nezinhlelo ezizohlala isikhathi eside, ziqhubeke emakolishi ukuze athuthuke.
Wuthola ukuthi umfana uzalise intombazane thizeni ebe engasebenzi efunda.
Wuye lo phromotha ohambise uGonya, eBelfast, eNorthern Ireland, ngo-2017 eyolwa nomkhaya wakhe uZolani Tete kweyebhande le-WBO World.
“Wuyena uqobo lwakhe impela, ubonakele nayo imfene eyashaye yachitha yangena ehlathini eliseduze kwemizi yabantu.
X18 is one of the most severe ratings a film or publication can receive, one step away from an outright ban. -
Xerox Golden Lions XV v DHL Western Province (Emirates Airlines Park, 3pm); Tafel Lager Griquas v Toyota Free State XV (Tafel Lager Park, 5.15pm).
* Xhumana nabeluleki abangosonhlalakahle abaseduze nawe ngale nkinga.
Xhumana nomeluleki wezimali waseMomentum ngokulandela le-link: https://forms.office.com/pages/responsepage.aspx?id=GI1rNuqZakOCSxyonDaUdhKUtIubPvRJoB-DLxVXNexUOTFSV0ZZRE9FS0s0SVpURFE2MTBaNEtSRy4u
- Xhuma omunye unegative kwelinye ibhethri elingenamlilo.
Xola Mlambo, Augustine Mulenga, Phetso Maphanga noDiamond Thopola
Xola Moya Wam’ – Nomcebo Zikode
Xolisa inhliziyo yakho, ulikhiphe emqondweni, nawe uziqhubekele nempilo.
Xova lezi zithako bese ufaka isikhuphasha seqanda noshukela kwesinye isitsha bese ufaka izithako ezixutshwe noflawa.
Ya, akuyona indawo yokuxoxa lezinto lena noma isikhathi kodwa hhayi akukuhle neze (esho isimo sikaKhune). Le nto iyangikhathaza kakhulu manje. Nokho akumele siphonse ithawula kumele sizame ukuyisebenza kodwa ngiyasola mhlawumbe kukhona okungaphezu kwesikwaziyo, kusho uHunt.
Yaba yinye kuphela into eyayingenziwa yithi sonke, insizwa yaqunga isibindi yasukuma yaqonda ngqo kumshayeli iyomnxusa ukuthi amise ibhasi ukuze ikwazi ukwehla iyobhekana nale ngwadla. Okokuqala nje okwaba luphawu lokuthi idlozi layo liyifulathele, yathi ingakasibeki isicelo sayo, umshayeli washo ngesankahlu ukuthi “Wendoda, njengoba ubona kahle ukuthi akusona istobhi sokuma lesi, ubungelinde ngize ngime ukuze uzobuza ngoshintshi wakho ongaphele."
Yaba yiqembu lokuqala elidlala kulesi sigaba ukunqoba lo mqhudelwano, nokudlala kwiCaf Confederation Cup okubikwa ukuthi inezindleko ezimba eqolo.
Yabe seyilala emuva kokuzinukubeza. Ngesikhathi isazumekile, izingane zaphunyuka zabaleka, zafika ekhaya zabikela abazali bazo ngosekuzehlele. Abazali bazithatha baziphuthumisa emtholampilo lapho kwafike kwaqinisekiswa khona ukuthi izingane zidlwenguliwe, kwase kubizwa amaphoyisa.
yabo bonke ayihlangani, bonke basho izinto ezishayisanayo ezikhomba ukuthi kukhona ongalikhulumi iqiniso ngokufa kukaSenzo
YABOSHISWA yingozi yemoto indoda yase-Uganda eyayisifunwa amaphoyisa iminyaka emihlanu ngoba kuthiwa iqole uthisha uR1.7 million wempesheni ngo-2015.
Yaboshwa emzini wakubo emuva kwamahora ambalwa idlwengule lezi zingane.
Yabuhlungu le nto eyenziwa ilo wesifazane. Kodwa okuhle ukuthi usezikhombisile ukuthi ungumuntu onjani. Ngakho usuyabona nawe ukuthi ukulungele noma cha. Imali ayingeni nhlobo kwezomathandana. Awumdingi umuntu onjalo empilweni yakho. Abantu abanjena banobungozi kakhulu ngoba uzohlala naye iminyaka bese eyakushiya ekugcineni.
Yabuye yaqokwa kuma-Emmy Award kwiBest Cultural Documentary (American television).
YACASULA abazali bayo iyeka umsebenzi wasebhange intokazi esingene shi emculweni nephinde ibe ngumsakazi, uMs Cosmo, okhiphe icwecwe lakhe lokuqala ngeledlule.
Yacela abaqashi ukuthi baqale benze izinhlelo ezifanele ukuze kube nesitoko esanele nezokuphepha zibe sesimeni.
Yacela ukuthi lo mhlangano ungabi khona ngoDisemba 31 ngenxa yokuthi amabhuku okusetshenziswa kwezimali abengakalungiswa ngendlela ukuthi asengadalulwa.
Yadonsa kanzima ngisho idlala neNigeria. Beza kithi bezodlalela idraw. “Yafika kuyimvuselelo le ntombazane yangabe isahamba, yagcina seyicula phambili. UThandeka ubehlale eyilanda le ntombazane ethunywa uSgwili, ibuye ilale nakwakhe. “Yagcina ingadiliziwe ngoba kucatshangelwa imindeni. La kwaNgcobo bawu-15. Okwenzeke lapha okwamanje sazi ukuthi kube yinhlekelele yemvelo, onjiniyela basahlola ukuthi yini edale ukuklayeka komhlaba. Yagcina isha amashushu ngokufungisa ofakazi ababekhona kudutshulwa uSenzo kubo kaKelly eVosloorus ngo2014. Yagcina ukunqoba ekuqaleni kukaMashi ishaya iTshakhuma ngo-2-1. Yagcina ukunqoba kwilog ngenyanga edlule ishaya iPirates ngo 1-0. Yagijima yangithathela ngabuyela esiteji. Bajabula abantu."
Yagqama kakhulu emdlalweni wethelevishini Ubambo Lwami ihamba uMazwi owayelingiswa nguMenzi Ngubane. Nanamhlanje iseyintandokazi kulabo abathanda umdlalo wokushaya izidudla abachazwa ukuthi idonsa ngamasondo angemuva.
Yagwetshwa ngokusayinisa ngokungekho emthethweni * -Andriamirado “ Dax” Andrianarimanana waseMadagascar. Ngokusho komthombo iChiefs isithandazela ukuthi kuvalwe iwindi iCAS isiyiphendulile. Iwindi lokusayinisa abadlali abasha lizovalwa ngoNovemba 17.
“Yahamba yaze yafika yama eduze kwenye indlu, lapho ngifike khona ngangeniswa ngenkani, kwathiwa mangizikhumulele. Bashintshana ngami bengagqoke ngisho ikhondomu.
“Yajuba uNdunankulu uMakhura ukuthi lolu daba aluxoxe noMengameli Cyril Ramaphosa nohulumeni kazwelonke ukuze kusheshiswe ukuxazululwa kodaba lwawo,” kusho isitatimende se-ANC kulesi sifundazwe.
“Yake yasithuma Inkosi (uMswati wesibili) ukuba eminyakeni emibili edlule ukuba sizocela kwiSilo (uGoodwill Zwelithi kaBhekuzulu) ukuba indlovukazi siyoyilapha ngasekhaya.
-Yakha ubudlelwano bokuthi ingane yakhe ikwazi ukukuthemba ukuze izokutshela sakuba yimfihlo uma kukhona noyisabisa ngokuyibulala uma imceba ngokuyinukubeza.
yakhe amdayisela yona kodwa wathi imali enguR400 ngeke esayithola.
Yakhelwe phezu kwesisekelo esibizwa ngeToyota New Global Architecture (TNGA) Platform esenza ukuthi ibe ntofontofo ngaphakathi kodwa ikwazi ukubambelela. Isikhala ngaphakathi isenza sibe sikhulu futhi ibe yinhle.
Yakhelwe phezu kwesisekelo seToyota New Global Architecture okuyiso esisebenza nakwiCorolla esemakethe manje, iC-HR, RAV4 nezinye izimoto zale nkampani.
Yakhiwe yaqina nakwidashboard bese iba nezihlalo eziyisikhumba. Ngaphandle kwetouchscreen infotainment system engu-8 inch lapho okwazi ukuxhuma khona iselula nge-Apple CarPlay/Android Auto, amehlo avele ahehwe ngamabhathini kwicentre console. Igiya alijwayelekile kodwa linamabhathini alula ukuthi ulisebenzise.
“Ya, kunjalo, kunjalo nje. Kuhle ngoba abaqeqeshi abafikayo bayakubona ukuzimisela kwami. Angiyifundi imibono ezongiphazamisa emphefumulweni,” kubeka uParker, okhulume lamazwi waze waphefumulela phezulu kubonakala ukuthi uphatheke kabi emoyeni.
yaKwaZulu-Natal eHorward College zihlangane izolo zacula zikhala ngalesi sehlakalo nezinye ezikhungethe le nyuvesi.
“Yalimala kanzima yasiphuthunyiswa esibhedlela. Kwaboshwa abasolwa ababili abaneminyaka engu-30 no-63 ngecala lokushaya ngenhloso yokulimaza,” kusho uCaptain Gwala.
Yall are getting carried away now.
yamaRasta. Ucwaningo engilwenze ngosizo lukaDkt Ramphele lwangisiza ngathola ukuthi insangu yenza indwangu kodwa ngabona ukuthi ngeke sikwazi ukungenisa imali ngoba indwangu eningi ikhiqizwa eChina nase-India.”
Yambozwa yiSevilla ngo 8-0 kwiCopa del Rey kanti kuyaqala ukuthi ingenelwe ayisishiyagalombili e-Europe.
Yamyeka kanjalo iCeltic, ivika ngokuthi ifuna isitobha esizofika singene ensimini ngokushesha hhayi esisazonesa ukulimala.
Yanga Chief – ft Riky Rick, Dee Koala , Boity Utatakho (RMX)
“Yangitshela ukuthi kukhona efuna ukumdubula, yathi uma ngihluleka ukwenza engitshele kona, kuzomele ngiyizamele okungenani izibhamu ngakithi eTugela Ferry eMsinga ngoba ziningi,” kusho uDlamini.
Yaphinde yakuthola kungekho emthethweni ukunqanda abantu ekusebenzisa, ukuthenga nokutshala insangu emagcekeni emizi yabo.
“Yaphuma imiphumela ka-matric, ngahlala ngilinde ukuphendulwa. Ngibone kushaya uFebhuwari ngaziyela mathupha e-UKZN ngiphethe isitifiketi sokuzalwa.”
Yaphuthunyiswa esibhedlela ingane kwatholakala ukuthi ngempela inukubezwe ngokocansi. Umsolwa wabe eseboshwa.
Yaqala ukuyinqoba ngo-2002, 2007, 2008 nango-2016.
Yaqhubeka le ndoda ikhala ithi umshayeli akame okungenani uzoma maqede angalindi avele ayishiye khona lapho.
Yasungulwa ngo-2010. Akuyi noma yimuphi umsubathi kuyo kodwa bayamenywa. Kuleli kujwayele ukuya abafana noWayde van Niekerk, Caster Semenya, Akani Simbine, Luvo Manyonga ukusho abambalwa.
Yathi asixolise ngesenzo samalungu ebandla abemasha. Ikholwa alimashi kodwa liyathandaza uma kunezinkinga ezikhona.
Yathi bazofaka igama lezamankomane ehlazweni futhi bazowukhomba umuzi onotshwala.
Yathi ifuna ukuthi i-albhamu yayo kube ngeyokuqala yegqom’ ukuthi idayise amakhophi alesi sibalo.
Yathi kumele abuyisele imali enguR15.3 million wezindleko zamacala akhe enkohlakalo.
Yathi ngesikhathi yona iphikisa isinqumo se-IAAF yabe ingazi lutho kumnyama ngoba yayiyintombazanyana ekhulele emakhaya eyayazi ukuzilolonga nokuqhudelana nabanye kwezejubane.
“Yathi uma ingane ikhala ehlathini, kwakhona abantu abaqhamukayo bezosiza. Kepha umsolwa wabatshela ukuthi ingane yakubo le, uyibambe nendoda, kade yahamba ekhaya. Abantu babe sebeshiya kanjalo, wasala wayinukubeza ingane.”
Yatholwa inecala lokudlalisa umdlali ongabhalisiwe ngokufanele uSabelo Ndzinisa wase-Eswatini. Lesi sinqumo sasindisa omakhelwane bayo iTS Sporting elase lidume layithatha.
Yaxoshwa ejimini futhi yadingisiwa kuwo wonke amajimu, kwathiwa ingaphinde ibonakale khona ngenxa yokukhohlakala.
Yayenza izifundo zesiNgisi, isiZulu, isiFrench, iBiology, i-Art neHistory.
“Yayicelelwe kamakhelwane ngosuku lwesehlo ngoba unina omncane oshade noyise wayengekho. Ibizofunda unyaka owodwa eBulwer khona uyise ezoyenzela isitifiketi sokuzalwa bese iyabuya kimina. Nakhu-ke sekwenzeka le nto ebuhlungu,” kusho uninakhulu.
Yayikade isanda kuphoxa abalandeli ilahla amaphuzu ibambana neLibya kade kuhlungelwa i-Afcon ebise-Egypt nyakenye.
“Yayinikeza ithuba abaculi abasafufusa. Yayixhaswa wuMasipala weTheku kodwa akusiyo inkinga ebhekene nathi kuphela. Izikhungo eziningi zezobuciko azilutholanga uxhaso. Siwumisile lo mcimbi ngonyaka odlule ngenxa yoxhaso ebesiluthola kule minyaka engu-15 eyedlule,” kusho yena.
“Yayinzima kakhulu iMaths kimi ngesikhathi ngifunda esikoleni samabanga aphezulu. Ngangisebenza kanzima ukuzama ukuyiqonda ngenxa yokuthi ngangingenayo nemali yokukhokhela umuntu owayengangifundisa yona ngaphandle kwasesikoleni,” kusho uGordon.
“Yayiphelile ingane yami esifubeni lapha eyahanjwa khona yiloli. Ibingaphuzi ingabhemi futhi yayisendleleni iya kokhipha izinyo ekuseni ngoMsombuluko eyashona ngawo,” kusho uNksz Hlangani.
Yayiqinisile ingwevu kwezokuhlaziya ipolitiki, uSolwazi Somadoda Fikeni, uma ithi abanye abantu bavotela igama leqembu kanti abanye bavotela izenzo zalo.
Yayishaya ngonyawo futhi ithi ngeke iqhubeke nale midlalo kube kunencwadi yasenkantolo ethi akungaqhutshekwa nayo.
Yayisho ukuhamba nami impela kodwa ngoba ngingumuntu ozaziyo ukuthi ufunani empilweni ngakwazi ukukugwema lokho. Mina nginomuntu engithandana naye engisanda kumazi nengisazimisele ngokumazi kangcono.
“Yayizokhokhela iNkana FC ngesheke. Isheke-ke lithatha izinsuku eziyisikhombisa. IPirates yavele yafika nemali ewukheshi yayinika iNkana kwasayinwa yonke into. ISundowns yaya esikhumulweni sezindiza iyolinda umdlali nemenenja yakhe (uMike Ngobeni). Bathi uma befonela umdlali wabatshela ukuthi yena ubheke eParktown,” kusho umthombo osondelene nalolu daba.
Yazibula ngenkomishi yeMTN8, ngo-2018, ishaya iSuperSport United, kuyo le nkundla.
Yazi into engiyithandile uma eseshaya leyo ngoma ukubona ukubambisana okukhona phakathi kwabo neMithente beyishaya ngendlela eyodwa kwachwaza abalandeli bakaSomnandi befake lowo mbala ompofu.
“Yazi le nto ingiphethe kabi kakhulu futhi iyangicasula. Ngicela abantu bayiyeke le nto abayenzayo, abaziphathe kahle bayeke ukusebenzisa amagama abanye abantu befuna ukwenza izinhloso zabo ezingezinhle,” kusho uNoma.
“ Yazi lento izophazamisa i-albhamu yami entsha engiyikhiphayo. Njalo uma ngizokhipha kuvele kuqhamuke izinto eziyimixhantela nje ezifuna ukuphazamisa. Mina angizwani nomsindo ngifuna kube nokuthula uma ngenza izinto,” kusho Igcokama.
“Yazi lezi zindaba bengingazilindele zifike zangithusa ngempela. Kuyona yonke imidlalo esengike ngalingisa kuyona konke bengikwenza ngokuzimisela futhi ngizinikele. Yazi ngijabulisa okwengane encane ukuthi ithalente lami lidonse amehlo abantu baphesheya kwezilwandle hhayi nje bakuleli kuphela," kuchaza uThembi.
Yazisa abazali bakho ngoba akulona icala ukuthanda umuntu onengane nomunye umuntu.
- Yazisa amaphoyisa ngezibhelu noma ngabe awafiki ngokushesha ukuzobheka isimo.
“Yazithola sekufanele ithathe isinqumo. Yilokho okukhathazayo kodwa hhayi kithina ngoba akukho okungafanele esakwenza. Ngicabanga ukuthi yisijeziso esiyinkinga. Kufanele kwaziwe ukuthi uma udlalise umdlali kungafanele yilesi isijeziso.”
Yazi, usisi lo, usenze ukuthi umuntu waba nesibindi sokucela lokho akudingayo uma kweqiwa iziko.
ye-Absa Premiership. Ngigxila kwiPremiership ngoba kubukeka kuhamba kahle kakhulu kwiNational First Division (NFD) lapho elingana wonke amaqembu ngokwemidlalo aseyidlalile.
“Yeah, kuhle lokho. Sebenzisa imali ukuthenga abadlali abalambile futhi abasezingeni. Sidinga izindebe ngesizini ezayo. Awucabange nje amasizini amathathu singanqobi lutho, ai ngeke,” kusho uDaniel Bryan Laston.
“Yebo abadlali abaningi abekho ngenxa yemidlalo yamazwe kodwa lokhu kuzovula ithuba kubadlali abebengakalitholi kahle ithuba ukungikhombisa ukuthi bakhona uma bedingeka. Ngilijabulele leli khefu ngoba angingabazi ukuthi ngemuva kwalo kunezinto eziningi ezinhle engizokwazi ukunitshela zona (nina abezindaba)."