input
stringlengths
1
130k
WOMAN IN SPORTS: Phaty Dzanibe. Xolile Mpisane, Dinesha Devnarain, Lulu Ndyibithi
Womathathu amagoli kulo mdlalo angene ngesiwombe sesibili. AweRoyal ashaywe nguVictor Letsoalo noTshepo Rikhotso, eleTeam of Choice laqhamuka kuZukile Kewuti.
Womathathu amaqembu aseLimpopo, iSekhukhune United, Marumo Gallants neBaroka, athole amaphuzu agcwele emidlalweni yeDDC emuva kokuntengantenga emidlalweni yokuvula.
Womathathu amaqembu aseqoqweni leSundowns anamaphuzu amabili ngalinye emuva kwemidlalo emithathu.
Womathathu la maqembu adlala kweyokuhlunga awazi noma kumele alungiselele isizini entsha kwiPremiership noma kwiNFD.
Womathathu lawa madoda abesesimeni esibucayi kanti kudingeke ukuthi kusetshenziswe ubuchwepheshwe be-Advance Life Support ukuze ahlengwe.
Women’s National Team of the Year
womfundi kaGrade 9 eNhliziyo High, uSnenhlanhla “Sne” Mthiyane (14), isidumbu sakhe esitholakale ehlathini lasesigodini saseMakhambana, KwaMpukunyoni, eMtubatuba, ngeSonto ngabo-2 ntambama.
woMhlanga, yizinsizwa zezigodi ezehlukene namalungu omphakathi.
wommeli wayo uDennis Sebuyi, ikuqinisekisile ukuthi nakuba i-Ajax isihoshe imfe ekumiseni imidlalo kodwa izoqhubeka nokudlulisa icala ukuthi kucace ukuthi uNdoro ubekafenele yini ukudlala nokuzosiza emacaleni afuze leli ngomuso.
“Wona siyawadinga amaphuzu kulo mdlalo esiyowudlala nayo. Futhi ngeke siyizwele uma sesidlala nayo. Kodwa khona lapho ngeke nangephutha siyithathe kancane,” kusho uNcikazi.
Wona uvezwa kwiSS7, abakwaSuperSport abasanda kumemezela ukuthi isizodlala kwi-compact ngokuphelele.
WONGAPHANSI nongaphezulu phakathi kukaMzwakhe "The People's Poet" Mbuli neNhlangano yezokusakaza kuleli iSABC emuva kokuba uMzwakhe esole uKhozi FM ngokudlala umculo kamufi uSteve Kekana ngoba engasekho emhlabeni. UKekana udlule emhlabeni ngezintathakusa zangoLwesine esibhedlela sasePolokwane emuva kokungeniswa khona ngoLwesithathu exinwe yisifo esihlobene neCovid-19.
“Wonke amabandla ashayekile ngenxa yalesi simo,” kusho uNapier.
- Wonke amabhodlela emikhiqizo yokucwala kumele ahlale ehlanzwa ngeSanitizer.
Wonke amacala ahlanganiswa abe esephenywa uphiko oluphenya amacala ocansi eNanda.
“Wonke amacala avulwa noma angazange aphenywe kahle, kuzomele abhekisiswe kabusha,” kusho uRamaphosa.
‘Wonke amadoda kumele azinakekele aphinde aqinisekise ukuthi abesifazane, izingane nasebekhulile baphephile futhi bavikelekile emphakathini.”
“Wonke amafa omyeni wami, angamelwa inkosana. Mina nezingane zami asizange sithole lutho,” kusho lo wesifazane owashonelwa umyeni ngo-2014.
Wonke amagatsha akwaSARS azovulwa ngoMgqibelo ukusiza abantu abangathumeli imininingwane yabo yentela.
Wonke amagoli eNingizimu Afrika avalelwe nguNduduzo Phakathi, aweSeychelles ashaywa nguColin Tirant noMichel Joubert.
Wonke amahhovisi azoba nama-sanitiser, futhi azohlala ehlanziwe.
Wonke amakhasimende adinga usizo ngohlelo lokukhokha isikweletu angaxhumana neCustomer Services Centres noma i-Contact Centre enombolweni
WONKE ama-medical aid kuleli azokukhokhela ukugonywelwa kweCovid-19 kwamalungu awo.
Wonke amandla esinawo kufanele siwafake ezinhlelweni zomdlalo weChiefs kodwa futhi akusuki emqondweni wami ukuthi kubalulekile nokuphumela obala ngezinto ezibikwe abezindaba. “Wonke amaphepha anemibiko ngemidlalo engadlalwanga asengakimina kodwa izinto azilula njengoba abantu becabanga. “Wonke amaphepha athunyelwe emahhovisi e-IEC komasipala. “Wonke amaphoyisa abesebenza futhi nasemphakathini abebonakala. Lokho kusisizile ukuba sikwazi ukwehlisa isibalo sabantu ababulewe ngesikhathi samaholidi uma uqhathanisa namaholidi ango-2018. Zonke izifundazwe zisebenze kanzima zenza kahle ngaphandle kwe-KZN naseMpumalanga. Kusamele benze kangcono,” kusho uCele. Wonke amaqembu akuGroup A azongena emidlalweni yokugcina yamaqoqo esenalo ithemba lokudlulela esigabeni somkhumulajezi. “Wonke amaqembu akwiBio-Bubble asemidlalweni yokuhlunga azosala kuyo kuze kube kusongwa imidlalo yokuhlunga. Ilayisensi noma igunya esalithola kuNgqongqoshe (uNathi Mthethwa) kwakungukuthi singahlala kuze kube nguSepthemba 22,” kusho uKhoza. “Wonke amaqembu anethuba lokuwina okuthile kwiligi yethu. Uma wenza kahle uzowuthola umvuzo. IBaroka yaqala kudala isadlala esigabeni esiphansi. Babelokhu bezitamuzela emaqenjini amakhulu,” kuqhuba uKhoza. Wonke amaqembu aphazamisekile agixabezwe ngamaphuzu amane kanti kuzoqoshwa phansi ukuthi le midlalo iphele ngo 0-0. Anikezwe amanye amaphuzu amane amaSharks neXerox Lions ngenxa yomdlalo okwakumele udlalwe ngesonto eledlule, owagcina umisiwe ukuze iqembu laseThekwini, lidlale okwesibili namaBritish Lions. “Wonke amaqembu ayazi ukuthi uma eza kithina azolwa uma efuna ukugoduka nokuthile. Ngesizini entsha sifuna ukukukhuphula lokho. Sifuna ukubakhona embangweni,” kusonga uTruter. “Wonke amaqembu ayisishiyagalombili alapha kuma-quarterfinal anzima. Alikho iqembu elilula. Ngakho nathi besilindele noma yini. Asithukile ngokuthi sizodlala neCape Town City eKapa ngoba sesike seza lapha emdlalweni weligi safika sawina. Thina siyiSundowns, ngeke sizifanise namanye amaqembu. Kule sizini irekhodi lethu lihle emidlalweni yasekuhambeni uma uliqhathanisa nelasekhaya. EKapa siyinqobe yonke imidlalo yethu ngoba i-Ajax Cape Town nayo siyishayile. Yizindaba ezinhle kithina kodwa futhi siyaqonda ukuthi kuzoba ngumdlalo onzima kakhulu,” kusho uMalajila. Wonke amaSistela ashonile abaneminyaka engaphezu kuka-60, nendawo abebehlala kuyona iphinde ihlale wona amaSistela asekhulile. Kuvele nokuthi kukhona abanye abantu abawu-17 kule ndawo okuqinisekisiwe ukuthi nabo bangenwe yileli gciwane. “Wonke amavoti azohlanganiswa bese kuthi umculi obashaya emakhanda bonke athole uR150 000 nemoto entsha,” kuchaza yena. “Wonke amawadi angu-23 ngizowahambela mathupha ngizwe ukuthi abantu bafunani bese ngibuyela kubo ngoMashi ukuyobanikeza izimpendulo. Imigwaqo esiqalile ukuyakha sizoqhubeka sakhe neminye, sifakele abantu ugesi bathole ingqalasizinda, impilo ishintshe. Angifuni ukuba usaziwayo kodwa ngifuna ukusebenzela abantu. Ngithanda ukubonga uNkulunkulu ne-IFP ngokunginika lo msebenzi ngimncane kangaka, akuyona into encane.” “Wonke amazwe ebesihlangene nawo aveze imibono yawo ngokuthi singalwa kanjani nalolu bhubhane. Sizibophezele ukuthi sizoqhamuka nezindlela zokuthuthukisa ezempilo, sivikele nomnotho wethu,” kusho yena. WONKE amehlo abheke indlunkulu ukuba imemezele ukuthi kuzokwenzekalani ngesihlalo sobukhosi bakwaZulu ngemva kokutshalwa kwebamba bukhosi, iNdlovukazi Shiyiwe Mantfombi Dlamini Zulu. Wonke amehlo azobe ethe njo kuKhama Billiat no-Emiliano Tade ukuthi basize amaqembu abo. Bobabili laba badlali bashaya into ecokeme emaqenjini abo. Wonke amehlo azobe ethe njo kuMengameli Cyril Ramaphosa ngehora lesishiyagalombili namhlanje kusihlwa njengoba kunokuqagela ukuthi uzomemezela isinqumo sekhabhinethi mayelana nokuthi izikole zivalwe noma ziqhubeke nokufunda. Wonke ancome amava akhe. URamaphosa uthe uqoke u-Adv Batohi ngoba zonke izivivinyo ebezenziwa uziphumelele. Wonke la ma-drive mode ashintsha indlela isiteringi esiyiyo, i-suspension, yinjini no-gearbox. Wonke lawo mathemba ashabalele izolo kumenyezelwa ukuthi akusilona. Wonke lawo mavoti athathwe ngehora lesithathu izolo ntambama. Ukuvotela abaculi abazongena kwi-Top 10, kusaqhubeka njengoba kuzovalwa ngoJanuwari 31 ngo-12 ebusuku. “Wonke umdlali okhona kuleli uphupha ngokudlalela iBafana Bafana. Indaba ikimina kodwa ukuthi ngiqhubeke nalokhu engikwenzela iWits ukuze ezongibona umqeqeshi weqembu lesizwe. Sonke esifuna indawo kwi-Afcon kusemqoka ukuthi sisebenze ngokuzikhandla,” kusho uMotupa ogqame kwi-Orlando Pirates nakwiBaroka FC. “Wonke umdlali waphambili ohlangana naye kwiSuper Rugby useqophelweni ngakho siqikelela ukugxilea kokwethu esikwenza kwiBulls. UDaan ngumqeqeshi oseqophelweni lomhlaba. Kumnandi kakhulu ukusebenza naye. Unamava futhi usebenze naphesheya. Ngicabanga ukuthi simzelini okuyiwo.” WONKE umlandeli womdlalo Uzalo kulezi zinsuku, usashaqekile ngendlela umlingisi uFikile asengene ngayo ebugebengwini njengoba yena nesoka lakhe Sbu (Simphiwe Majozi) benza imali yomgunyathi. “Wonke umnotho uzoshayeka ngenxa yokunyuka kukadizili nophethroli ngoba usetshenziswa uma kukhiqizwa izinto eziningi noma kuhanjiswa impahla ezindaweni ezihlukene. Kuzonyuka nokudla nezindleko zokuhamba bese abampofu beyashayeka,” kusho u-Abrahams. Wonke umsebenzi wasesibhedlela uzoqashwa umnyango ngqo, akekho ozobe esebenza ngaphansi kwenkampani ethile. “Wonke umuntu abamzondayo bavele bamthumele ngencwadi bathi uyakweleta njengoba sebenza kimi. Ubatshele ukuthi ngifuna imali yami abangikweleta yona. Okunye, angithi zonke izimeya nongqongqoshe bayazisebenzisa izimoto zoMbuso nasezintweni ezingahlangene nomsebenzi womphakathi. Bahamba ngazo baye nasemihlanganweni yamaqembu abo kodwa abakaze bakhokhiswe uphethroli. Laba bantu abahlukane nami bayeke ukungilandela. Angazi noma basafuna ngibuye ngizoba yimeya yini. Ngisengabuya phela anginankinga nalokho,” kusho uMbatha. “Wonke umuntu ebesisebenza naye uma siqopha bekukhona into emshaya ngaphakathi ubone sezehla izinyembezi. Yize singakaqali ukuqopha isizini yesibili kodwa ngiyathemba ukuthi osaziwayo abehlukene, nabantu nje emphakathini bazophuma baye lapho bezalwa khona bayobheka ukuthi intsha iqhuba kanjani nokuthi bangasiza kanjani” kuchaza uZinhle. Wonke umuntu kufanele asihloniphe isinqumo se-ANC esithi umuntu othinteka emacaleni akashenxe esikhundleni. Asifuni futhi kube khona umuntu ozositshela ukuthi yena uyotshelwa amagatsha ukuthi akashenxe esikhundleni. Lesi sinqumo sokuthi wonke umuntu obhekene namacala kufanele ashenxe esikhundleni, sathathwa yiwo vele amagatsha. Sonke siyazi ukuthi isigungu esiphezulu yiso esithatha izinqumo phakathi kwezingqungquthela."
“Wonke umuntu kufanele azi kabanzi ngesifo sikashukela ukuze athathe izinqumo ezizosindisa impilo yakhe.
Wonke umuntu kuhamba kuhambe ashintshe empilweni, ukukhula loko. Kuyinto enokwenzeka kubantu abakhule behamba isonto kakhulu bengayazi enye impilo. Kubuye kudlule kodwa. Zama ukuthola ngempela ukuthi yini le emukhiphe esontweni futhi uzame ngisho ukuhamba naye kwamanye amasonto ukuze umkhuthaze.
Wonke umuntu kuleli unelungelo lokubhala noma ukusho umbono wakhe. Kodwa kumele kubhalwe ngezinto eziyiqiniso futhi eziqinisekisiwe,“ kubhoka uMnisi. Wonke umuntu kule ndawo uwela emfuleni uma eya emtholampilo ngoba yiwona oseduze. Siyacela impela uhulumeni alusukumele lolu sizi esibhekene nalo, asakhele ibhuloho,” kusho uNksz Nzimande. “Wonke umuntu kumele abe nayo le App ngoba izosiza kakhulu. Ngayo uzokwazi ukuthola ukuthi ezinsukwini ezingu-14 uke wahlangana yini nomuntu ohaqwe yiCorona. Nginxusa wonke umuntu ukuthi abe nayo le App,” kusho uRamaphosa. Wonke umuntu kumele afake isifonyo. Uma ungenaso, sebenzisa isikhafu, isikibha nanoma yini enye ongayisebenzisa ukumboza umlomo nekhala lakho ukuze uvikele abanye," usho kanje.
“Wonke umuntu kumele agqoke indwangu emnyama engalweni, noma impahla yokuzila, ukuzilela bonke abasishiyile. Sinxusa ukuba sihlonishwe lesi sikhathi,” kusho uRamaphosa.
“Wonke umuntu lapha eqenjini uyazi ukuthi sisengcupheni yokuqeda ngaphandle kwe-top 8. Sizama ukubambisana siyiqembu, sisebenza kanzima ukwenza isiqiniseko sokuthi ngesizini ezayo siyayidlala iMTN8," kusho uMahlasela.
“Wonke umuntu ohlala khona uyesaba ngoba akwaziwa ukuthi kungani bebulawe laba ababili. Babulawa nje kusanda kubulawa abanikazi bomuzi. Bekugcwele amaphoyisa kodwa nje uvalo lukhona,” kusho umthombo.
“Wonke umuntu oke wasebenza noHlophe uphumelele. Baningi abadlali bebhola abaphumelele ngenxa yakhe,” kusho uMsimang.
“Wonke umuntu okhona ekhempini ujabulile ngokuthi sinemidlalo yasekhaya emibili uma konke kuhamba ngendlela esifisa ngayo sonke. Sinengcindezi yokuthi sithwele wonke amathemba esifundazwe (KZN). Uma uzokhumbula sidlale kwaze kwaba kathathu ekuhambeni kwiNedbank. Izinto zivuna thina. Mhlawumbe izidalwa zikanobhutshuzwayo zibheke ngakithi kulokhu.
“Wonke umuntu okuzotholakala ukuthi wenze inkohlakalo, uzobhekana nengalo yomthetho,” kusho uRamaphosa.
“Wonke umuntu okweleta umasipala kufanele akhokhe. Asikhathali noma ngabe kuthiwa uhulumeni kazwelonke noma ngabe kuthiwa uhulumeni wesifundazwe, wonke umuntu okweleta umasipala kufanele akhokhe.”
“Wonke umuntu ongenele ukhetho kumele alandele imigomo yezokhetho. Kumele ilandelwe imigomo ebekwe yi-IEC. Iqembu eliphula imigomo lingaphucwa imali elingenele ngayo ukhetho, lisuswe ohlwini lwamaqembu abhalisiwe, noma likhokhiswe inhlawulo engafinyelela kuR200 000,” kusho uMbah.
“Wonke umuntu ongeneme ngesinqumo esithathiwe unelungelo lokudlulisa udaba lwakhe ukuze lubhekwe yithimba elibhekelele amacala athinta ikhomishini yezokhetho. Uma leli thimba selithathe isinqumo lizokwazisa umphakathi ngaso,” kuchaza uMamabolo.
Wonke umuntu osengcupheni yokuthola iCovid-19 uzogonywa. I-medical aid izokhokha, uma usuphumile kuyona uhulumeni uzokukhokhela, kusho yena
“Wonke umuntu osetekisini kumele afake isifonyo kungabi abantu abambalwa abazifakile. Abashayeli nabasizi babo abazodedela abagibeli bangene ematekisini bengazifakile izifonyo sizobathathela izinyathelo,” kusho uDkt Mkhize.
Wonke umuntu owakhele lo masipala ulahlekelwe. Yize besiqhamuka kumaqembu ezepolitiki ehlukene kepha ubesebenzisana nathi. Uma kudingidwa imibiko emikhandlwini, ubengesabi ukuvumelana namaqembu aphikisayo uma ebona ukuthi lokho okushiwo amaqembu aphikisayo ikhona okulungele umasipala, kubeka uNksz Phalatse.
* Wonke umuntu oya endaweni yokudlela, kumele ashiye imininingwane yakhe
Wonke umuntu ozozibandakanya nalesiteleka, akavikelwe ngumthetho. Ngakho iCosatu neSASBO iyenqatshelwa ukugqugquzela nokuhola abasebenzi kulesi siteleka kuze kube yisikhathi lapho behambisana nesigaba-77 seLRA, kusho uRabkin-Naicker.
“Wonke umuntu ubambe umoya ngoba bambalwa abalingisi asebenesiqiniseko sokuthi bayahamba kulo mdlalo,” kusho umthombo.
“Wonke umuntu ubemenyiwe ngisho nayo i-IFP,” kusho uMzimela.
“Wonke umuntu ufuna ukwehlula iSundowns ngoba sesiyaziwa, besingompetha. Kwesinye isikhathi siya e-Afrika kube nzima. Angikhali ngezinkundla nesimo ngoba besikade siyiwina imidlalo ekuhambeni. ETogo angazi kwenzekeni. Besingenayo inhlanhla kodwa sisazobuya. Umehluko ngeChampions League edlule nalena wukuthi asizange sihlulwe nakowodwa umdlalo ekuhambeni. Bekukuhle lokho. Kulokhu sihluliwe emdlalweni wethu wakamuva eTogo. Kodwa ke iSundowns yiqembu elisezingeni eliphezulu. Siyazi ukuthi singawaphendula amatafula,” kusho uLaffor.
“Wonke umuntu ugqugquzelekile. Senze kahle emidlalweni yokuhlunga futhi kumele sibukele emdlalweni weLibya kwesingakwenza. Ngemuva komdlalo weLibya umqeqeshi (uStuart Baxter) wasitshela ukuthi awukho umbandela abekelwe wona (kwi-Afcon) kodwa kukithina ukuthi sizicabele indlela yethu. Uma ngibheka isipiliyoni esikhona nethalente, asizele ukuzofunda lapha.
Wonke umuntu unamaphupho kanti le filimu iyafundisa ukuthi kubalulekile ukuthi uphilele ukufeza okufiswa nguwe kunokuthi uphile ngokwezifiso zabanye abantu ngoba ngokuhamba kwesikhathi uyakufisa ukuthi ngabe wakwenza owawufisa ukwenza usanesikhathi. Le filimu iqoshelwe eThekwini kanti ikhombisa ukuthi abohlanga lwamaNdiya baphila kanjani emindenini yabo ikakhulukazi uma kukhulunywa ngesiko lokukhethela izingane okumele bashade nazo. IDeep End izoqala ukukhonjiswa emacinema akuleli ngo-Mashi 15.
“ Wonke umuntu unelungelo lokugcina ijazi ephaketheni lakhe. Nami nginayo ingane eneminyaka engu-19 nengihlezi ngiyeluleka ngokubaluleka kokuzivikela ngejazi. Yilona qhaza okumele silibambe ezinganeni zethu njengabazali,” kusho uNkk Simenale- Zulu othe ukuphepha nokuzinakekela kwezingane kusezandleni zabazali.
“Wonke umuntu unelungelo lokuhlala endaweni ehloniphekile nethokomele ngaphandle kokwesatshiswa."
“Wonke umuntu unelungelo lokuthi agome noma angagomi kodwa siyabagqugquzela ukuthi bagome kuphela. Isibonelo nje uma ungagomile kodwa iningi lozakwenu ligomile, labo abagomile bangazibona bengaphephile uma beseduzane kwakho ngoba ungagomile.”
“Wonke umuntu unendlela abuka ngayo izinto. Ngiyazi ukuthi kunendlela abayihlaziya ngayo indaba yami (yokuduba iqembu lesizwe). Yingakho nami ngaveza owami umbono.
Wonke umuntu unezimo ezingafani, utshalomali luyahluka, ngakho kuyabaluleka ukuthi uhlele ngokwezidingo zakho uhlelo lomhlalaphansi.
“Wonke umuntu unwaya izinsini ngokuthuthukiswa kwbadlali abasebancane uma ebuzwa ngebhola lethu. Yini ukuthithukiswa kwabadlali abasebancane? Ukuthatha amabhobhodleyana obhuqwini lwaselokishini uyowaphuhlekaa ezinkulisa eziphambili emadolobheni bese uindela ukuthi bazoba yizinkunzi zabadlali? Ngifisa engabe kulula kanjalo. Ukube kunjalo, ngabe amazwe anabantu abaningi iChina, India ne-America asikhulumi ukuthi awanzo izicoco zeWorld Cup.
“Wonke umuntu uphatheke kabi yilesi sinqumo. Okubuhlungu kakhulu wukuthi iFIFA ifinyelela kusona, akusikho ukuthi akuzanywanga ukuxhumana nayo ukuyicacisela ngephuzu ebesibona ukuthi libalulekile.
“Wonke umuntu usefisa ukuthi unyaka udlule, sikhohlwe yiwona ngenxa yezigameko ezenzeke kuwo. Kodwa ikhona into eyodwa esihlanganisayo futhi kuyona sithole injabulo, leyo nto umculo. Ngizizwa ngithobekile ngempela ukuthola ithuba lokuphatha lo mcimbi. Ngalobu busuku kulapho siyobe sibungaza khona abaculi bethu esibathandayo. Umculo wabo usenze sakujabulela ukuhlala ezindlini ngesikhathi sivalelwe emazweni ahlukene,” kubhala uTrevor.
“Wonke umuntu usemqoka. Amahhovisi ethu ahlala evuleliwe,” kuphetha uZodwa.
“Wonke umuntu uvumelekile kulo nyaka. Amafomu ayatholakala kwi-webiste yethu,” kusho uSeipati.
Wonke umuntu uyadinga ukwazi ubaba wakhe, noma ngabe usashona noma ngabe usaphila. Kunezingane namuhla ezakhuliswa ngobaba abangazizali okunamuhla ziphila kamnandi ngoba zakhuliswa kahle.
“Wonke umuntu uyakwazi esikufunayo ngaphandle kokutshela omunye. Sonke sifuna ukusindisa imisebenzi yethu, sonke sifuna ukusindisa iqembu. Yilowo umgomo esinawo,” kusho uChawapiwa.
“Wonke umuntu uyalwa manje, kusukela phansi kuya phezulu.
“Wonke umuntu uyamazi umuntu amfunayo nezimpawu azifunayo. Uma indoda ithi iyakuthanda nawe ubona ukuthi inazo izimpawu ozidingayo kumele ubuze zisuka nje ukuthi ikuthandelani. Kumele kucace ukuthi uma nithandana yiziphi izinhloso enazo kunokubala iminyaka engenazithelo,” kusho uNksz Ntshengulana.
“Wonke umuntu uyazi ukuthi mkhulu kangakanani lo mdlalo. Kumele siwunqobe nakanjani. Eminyakeni emithathu edlule sishone phansi, manje sekulele kithina ukukujika lokho. Sizoya ngakho konke kulo mdlalo. Siyakwazi okumele sikulindele kwizimbangi zethu njengoba sifundile emdlalweni odlule wabakhaya. Ukwenza kahle kwabo kuyasigqugquzela kukodwa,” kusho uParker.
“Wonke umuntu uyazi ukuthi umdlalo wabakhaya uchaza ukuthini. Ukungangenelwa yigoli kuhle kodwa futhi akufanele sibe yizimpumputhe. Sibonile ukuthi kwenzekeni enkundleni. Siyakholwa wukuthi bekungekho ukukhululeka kulo mdlalo ngoba izinto bezingashintsha noma yinini ikakhulukazi ekugcineni. Ngiyabancoma abadlali, basebenze kanzima. Kuhle ukuthi asingenelwanga yigoli, sizokwakhela phezu kwakho,” kusho uSredojevic.
“Wonke umuntu uyivalele emakhaya imfuyo. Izingane sicele ukuthi zingadlaleli emfuleni ngoba akuphephile. Inkinga wukuthi asazi ukuthi isimo sizothatha isikhathi esingakanani. Sibone abanye abantu beqoqa ofishi ngamasaka, okungenzeka ukuthi bazobadayisa.”
“Wonke umuntu wamukelekile. Sinxusa abantu ukuthi balandele yonke imithetho ebekelwe ukulwa nokusabalala kobhubhane icorona. Silindele ukuthi umoya oyingcwele uyidudulele kude icorona,” kusho uManyi.
“Wonke umuntu waseNingizimu Afrika unelungelo elikuMthethosisekelo lokuzwakalisa uvo nokudlulisa icala uma engenelisekile yisinqumo.
“Wonke umuntu wayelindele ukuthi siye laphaya siyoyishaya iSeychelles ngoba sayishaya ngo 6-0 lapha ekhaya. Nokho kubona kwakufana nokuthi badlala umdlalo wamanqamu, badlala ngendlela ehlukile. Okunye ukuthi saba nebhadi ngoba sake sashaya ipali kabili. Yinye nje into engayibona kubadlali engingasoze ngiyingabaze, bazama ngayo yonke indlela. Yinto leyo njengomqeqeshi engiyibona kungafanele ilokhu ingatshazwa ngabadlali,” kusho uBartlett.
“Wonke umuntu wesifazane muhle ngendlela yakhe ngakho leli yithuba lokuthi sibe nesikhathi esimnandi,” kusho uNay Maps.
Wonke umuzi wakwaNdlovu ongamagumbi amahlanu udilikile. Izolo bebepequlula ezaleni abasengakwazi ukukusebenzisa.
Wonke umvoti ubefika esikhungweni efake isifonyo afuthwe izandla ngesibulali magciwane, ahlolwe izinga lokushisa komzimba bese eyavunyelwa ukuba angene ngaphakathi avote.
“Wophe kakhulu phakathi kweminwe ubaba ngoba
Worried that signing up is complicated? No worries – it takes less than five minutes to become a subscriber – go to showmax.com and follow the simple instructions. There are many ways to pay: with your credit card, by buying a voucher, or by adding to your DStv or cellphone bill. Find out more.
Wow didn’t expect u to have so little class my man
Wow, I visited Russia for 3 days and now The Daily Show is nominated for 3 Emmys. Next time I should stay for a week and then run for president 😄 To all the people who voted for us and to all who watch our show I could not be more grateful. Spasibo 🙌🏽 #Emmys
“Woyiyeka ungadlali ngayo kukhona abafuna ukwakha imizi kanti abanye bafuna ukuyidicilela phansi. Uma usuyikhethile yini uhamba utshela abantu ukuthi uyifice ingaphelele, wazini ngokuphelela komuntu wena? Uthi asenzeni thina? Uma usuyithathile kudliwa kubaba kunjalo. Omunye abe yinkinga athi akazali umuntu wesifazane, anele ashaye eceleni umuntu wesifazane sihlale isisu,” kusho uNyazi.
Woza nendlebe-ke (noma iso lakho) ngikuxoxele.
Woza ngesinye isikhathi sesilungise izwe lethu. Nokhulumela inhlangano yombungazwe yaseSwatini kodwa ezinze kuleli, iSwaziland Solidarity Network, unxuse uSjava ukuba acabangisise ngesinqumo sakhe sokuya eSwatini ngoba sizobeka impilo yakhe engcupheni.
“Wozani esiShayamthetho kusasa (namhlanje) khona nizobona ngifungiswa njengelungu elimele iNFP ngemuva kokuthi inkantolo ishilo ukuthi imizamo yokungixosha ayikho emthethweni,” kusho uMlotshwa.
Wrapping up a great weekend at
Wu-47% kuphela ezinkampanini zikahulumeni olandela imithetho yeCovid-19.
Wu-47% kuphela oveze ukuthi unesifiso sokuvula amabhizinisi eminyakeni emihlanu ezayo.
“Wubaba wezingane ezimbili, eneminyaka eyisikhombisa neneminyaka emihlanu. Ungumuntu isimo sakhe somnotho esingesihle ngoba ubezizamela esebenza ezitolo kanti ukhule engenabo abazali. Unonyaka nezinyanga eziyisikhombisa esesitokisini,” kukhala ummeli.
Wubani ongakhohlwa yisigameko lapho umfundisi waseThekwini, uMbhishobhi Vusi Dube, engena egamanxa ekuxazululeni izinkinga zalezi zithandani, ezama ukududuza uMbhishobhi Welcome Simelane, onguyise kaBabes Wodumo owayekhala ngokuthi ithakathiwe indodakazi yakhe.
“Wubani osethuthe lolu daba walutshela izintatheli? Siyilungisile leyo nto, sizoya emaphoyiseni siyosula amacala. Inkinga bekuwukuthi kwethulwa kanjani ukudla ngingathintwanga mina ngiyikhansela. uThusini akalona ikhansela uwumuntu nje endaweni. Lilodwa ikhansela. Sesilungisile njengamadoda kwedlula,” kusho uMyeza.
“Wubengazi ngempela ukuthi lezi zinkomo adayiselwa zona zebiwe. Ngicabanga ukuthi ukhethe ukuzithenga ngoba wubevele esezinhlelweni zokuthi alobole intombi yakhe,” kuchaza umthombo.
Wububona ukuthi akekho ocabanga ukuthi singadla umhlanganiso kodwa sibakhombisile ukuthi nasezikoleni zasemakhaya kuyafundwa, uma uzimisele akukho lapho ungeke ufinyelele khona,” uNondumiso.
“Wubugebengu lobu obenzekayo engingenasiqiniseko sokuthi buvelaphi. Njengoba izwe likuthaqa baningi osomathuba abasebenzisa igama lebandla ngendlela engekho emthethweni. Uma kungukuthi kuyiqiniso ukuthi ibhalwe ngabaholi bebandla, ngicela sicabangeleni abantu. Laba abenza kanje, bafuna ukufaka inkosi enkingeni ngoba kayikaze isho njalo,” kusho uMncwabe.
“Wubuhamba ngamandla ngoba kushaye o-9 usuza ebhilidini lethu. Yize siwubonile uqala kuleli elingumakhelwane wethukodwa asizange sizitshele nhlobo ukuthi ungase ushise nalelo esisebenzela kulo. Angikaze ngiyibone into efana nale. Namanje ngisathukile,” kubeka umsebenzi.
Wudaba okufanele lukhulunywe ababhekele ezabasebenzi ngoba kuthinta imali nokuxoshwa kwakhe. Ngeke thina simsize ngalutho esimeni esinjalo. Angisiboni isidingo sokusho igama lami.” Wudaba oluhle wukuthi bengiyingxenye yalo ekuqaleni, ngaba yingxenye yalo ekugcineni,” kusho uMosimane. “Wudaba olungihlukumeze kakhulu mina nomndeni wami. Igama lami liyogezwa ngani njengoba sengenekwe nakoFacebook. “Wudaba oluphakanyiswe esigungwini esilawula umkhandlu lwaxoxwa kwavunyelwana kodwa alukavuthwa kahle. Ngizobazisa abezindaba, kuzophuma nesitatimende esiqondile,’’ kusho uNgubane. “Wugandaganda wesithathu lona siwuthenga siwumasipala waseJozini, ukube kuya ngami ngabe uMnyango wezoLimo ubambisana nathi ukuthuthukisa ezolimo ngoba ziyisizinda sezomnotho eJozini. Siyajabula ngokuthi sebekhona abalimi abadayisa izitshalo zabo ezitolo zaseJozini, nathi sizobeseka ngokuthi imikhiqizo yabo igcinwe ezindaweni ezibandayo ukuze ingonakali ngenkathi isalindele ukuthengwa,” kusho uMabika. Wuhlelo oluzodlala ngamaholidi kaDisemba kuphela. Luzoqala kusasa * Wukucasulwa yinto encane udinwe uthelwe ngamanzi “Wukudla impela kodwa uma sekumuncu sekuhlale ndawonye kukhiqiza amakhemikhali angafani. “Wukufaka isandla ekutheni iqembu liwine imidlalo. Sisebenza sonke siyiqembu yilokho okubalulekile,” kusho uMvala. Wukugagamela ukuthi sekubheda ngaleyo ndlela eqenjini. Uma uzobheka kahle, sidinga ukunqoba imidlalo emibili noma emithathu bese sibuyela endaweni ehloniphekile. Nakuba ngikuqonda ukuthi bekumele sinqobe kule midlalo emibili edlule (koweMaritzburg United neBaroka) kodwa kungithobe inhliziyo ukuthola amaphuzu amabili. Ngithokoziswa nawukuthi sibe nesikhathi esanele sokulungisela umdlalo olandelayo," kubeka uMaduna.
-wukuhlulwa yimiphumela ekubeni esebenzise i-400 million wopondo (R7.2 billion) ukuthenga abadllai abangu-11,
WUKUNGALANDELWA kwemiyalelo yabaqeqeshi okuqhathe AmaZulu nompetshisi awuthelwe yiTS Galaxy engomafikizolo kwiDStv Premiership.
wukuthi akasekho ovelayo ukuzosho ukuthi iloli ngelikabani emuva kokuthi umshayeli nayehamba naye bagcina ukubonakala ngosuku okwenzeka ngalo ingozi.
wukuthi lo msebenzi okukhulunywa ngayo waqala wabekwa icala ngaphambi kokuthi aphenywe, okuyinto ungqongqoshe ayibona sengathi ayihambanga kahle nokwenza athathe isinqumo asithatha,” kusho uBaloyi.
“Wukuthi nje uma ungayiwini imidlalo abantu abayiboni into oyenzayo kodwa umsebenzi onzima abantu bazowubona uma sekudlule isimo esibhekene naso. Uma ubheka nangesizini edlule asiqalanga ngendlela ebesikade silindele ukuqala ngayo kodwa izinto zahlangana ngokuhamba kwesikhathi. Kulena sinabadlali abasha abasazama ukubamba indlela esidlala ngayo.”
* Wukwehla komdlandla wocansi noma kuthi noma induku ivuka, ibuye ikhophoze usathi usephakathi nomsebenzi.
Wumbiko lona osondele kakhulu embikweni ongenagcobho, phecelezi i-Clean Audit Opinion. Kusemqoka futhi ukuthi ngisho ukuthi amasu ethu, aholele ekutheni ukusetshenziswa kwemali budlabha, kwehle ngo-54% onyakeni wezimali esiphuma kuwo.
“Wumbuzo lowo obanzi futhi nempendulo yakhona ibanzi,” kusho uKomphela ebuzwa ukuthi yini okumele yenziwe ukuswabulukisa iBafana njengoba ibuya namuhla eCairo kwi-2019 Africa Cup of Nations ekhishwe kuyo kuma-quarterfinal.
“Wumcimbi wethu wokuqala lona. Sibone ukuthi abantu baseMsunduzi namaphethelo akumele bashayele amabanga amade befuna indumiso,” kusho uMhlophe.
Wumdlalo obaluleke kakhulu lona. Njengoba sishilo phambilini ukuthi le midlalo ingeyamanqamu futhi sizobhekana nayo ngaleyo ndlela. Bekungelula ukuzilungiselela emuva kweshwa lokwehlulwa yiTTM kowendebe. Kufanele sizithintithe, sikhombise ukuqina ngokomqondo, sikhiphe wonke amandla esinawo ukuze sidlale kahle ngoba uma amaqembu amabili amahle edlala, awubi nalo ithuba uma ungadlali kahle. Kufanele sidlale kahle, sizinike ithuba lokuwina umdlalo. Sibhekene neqembu elihle, elinethimba labaqeqeshi elihle, eliqeqeshiwe futhi elinabadlali abahle. AmaZulu anabadlali abahle, yikho imiphumela imihle, kusho uMokwena.
Wumdlalo obaluleke kakhulu ngakolwethu uhlangothi ikakhulukazi ngoba siyazi ukuthi iLeopards isiwine imidlalo emibili ilandelana, yadlulela kuma-quarterfinal eNedbank Cup. Sidinga ukusebenza kanzima ukuze siwine. Uma singadlala ngegiya eliphezulu imizuzu engu-90, sigxilise imiqondo yethu, sinalo ithuba. Yilokho esizama ukusebenzela phezu kwakho. Abanye abadlali bethu abakujwayele lokhu kodwa okwamanje angikhonondi. Kufanele sikwenze uma sizimisele ukuhlala kwiligi, kusho uMiddendorp.