input
stringlengths
1
130k
“Wenza konke ukuthola into ayifunayo futhi nami nginjalo.”
Wenza lesi siphakamiso ngemuva kokuhlangana nazo zonke izinhlaka kule nyuvesi, okubalwa nawo umkhandlu olawula inyuvesi.
Wenza lokhu emuva kokuthi owayenguMvikeli woMphakathi, uSolwazi Thuli Madonsela emcele ukuba enze lokhu emuva kokuthola ukuthi ibikhiwa ngamafosholo imali ezinkampanini zikahulumeni.
Wenza lokhu eqondanisa nokubheduka kweCorona edla fumuka idle silaza kuleli nasemhlabeni wonke futhi idala itwetwe kwabaningi.
Wenza lokhu uChipezeze nje, amaphephandaba aseZimbabwe abebhale ngamagama amakhulu ukuthi izwe liphumile kwi-Afcon nje kungenxa yakhe. Lona bekungomunye wemidlalo iZimbabwe eyohlale iwubala njengowayiphoxa ezweni. Vele iZimbabwe ayikaze idlulele esigabeni somkhumulajezi kwi-Afcon kodwa indlela abenze ngayo kulokhu kuthiwa yimbi kunazo zonke.
“Wenza ubuqola obuyisimanga ngoba azi ukuthi wasivala ukuthi siye emaphoyiseni nasemtholampilo futhi azi ukuthi akekho umuntu ozosifakazela ukuthi ingane yashaywa. Okubuhlungu ukuthi uma sengithi ngicela ifomu elifunwa esinye isikole lapho ngizoyishintshela khona indodakazi yami, nakulokho uyenqaba. Angazi ukuthi ingane yami ufuna ibhuquze ekhaya kuze kube nini. Mina bengingeke ngithule ingane yentombazane ishayiwe futhi ingasafuni ukuya esikole. Lokho kungitshela ukuthi kukhulu okwenzekile inkinga ukuthi ingane ayikwazi ukukhuluma kahle,” kusho lo baba.
Wenza ukuthi ngisho into oyigqokile ibukeke kahle futhi kungabi khona ukunyakaza nokudonseka kwamabele uma unyakaza noma uhamba.
“Wenza umncintiswano enze sengathi ufuna ukuvumbulula ikhono ukuze umasipala umxhase kanti ufuna ukudla amandla abaculi abasafufusa. Ngifuna ukumnekela izwe lonke ukuze afunde isifundo sokuthi angaphinde akwenze lokhu.”
“Wenze ikhadi elisha esebenzisa igama nemininingwane kaPerumal. NgoLwesine kwafika abalisa ababili bezokhipha uPerumal. UVishnudath wayelindile. Wasabela kuqala sekubizwa igama ojele sebebiza igama likaPerumal.”
WENZE inqwaba yezinguquko umqeqeshi wamaBhokobhoko, uJacques Nienaber, ngesikhathi eqoka iqembu elizodlala ne-Argentina kowesibili we-Rugby Championship ngoMgqibelo.
Wenze iphutha eliholele ekutheni iReal Kings abebedlala nayo emdlalweni wokuqala ithole igoli lokulinganisa. Kodwa ukwazile ukugeza igama lakhe evimba amaphenathi okuholele ekutheni bangene kowamanqamu alo mqhudelwano abagcine ngokuwunqoba.
Wenze isibonelo ngabantu ababulale ummeli waseCape Town, uMnuz Pete Mihalik osekuboshwe abasolwa ababili ngokufa kwabo - bobabili okuvele ukuthi abakulesi sifundazwe.
Wenze isibonelo ngabanye abantu abasha asebesungule amabhizinisi akhiqiza impahla yakuleli yokwakha izifonyo uhulumeni asekwazi ukubaxhasa ngoba bekhombisa ukuzimisela ngabakwenzayo.
Wenze isibonelo ngamarobhothi akhulumayo enziwe aba yisimo somuntu athe akhombisa ukuthi ubuchwepheshe bungasiza kanjani ukuthuthukisa izinga lokukhiqiza. Uthe lokhu kuzoqeda amathuba omsebenzi kodwa abantu kumele bangene emabhizinisini ukulwa nalesi simo.
Wenze isibonelo nge-ANC ne-AIC wathi uphawu lwalawo maqembu lucishe lufane. Uthe ukuthi uphawu luyafana nolweqembu iPOA ngeke nje kwadidisa abavoti.
Wenze isibonelo nge-chloroquine, wathi nayo ibithwelwe ngeqoma phambilini ukuthi iyalelapha leli gciwane kodwa kwatholakala ukuthi umphumela wayo awumuhle neze, mncane umehluko owaba khona.
Wenze isibonelo ngeCloudy Deliveries eseLanga, eCape Town.
Wenze isibonelo ngeGauteng neWestern Cape, wathi izindawo lapho kuhlala khona abantu, bayazi ukuthi yiziphi izindawo eziyingozi okungamele baye kuzona.
Wenze isibonelo ngenkampani yabacwaningi mabhuku iKPMG athi yayicwaninga amabhuku akwaGupta.
Wenze isibonelo ngezilwane athe ngeke ubone ezinobulili obufanayo zithandana.
Wenze isibonelo ngezindlu ezikuRichmond Road, wathi lo masipala ngabe wenza imali ebalelwa kuR600 million ukuba wadayisa lo mhlaba.
Wenze isibonelo ngezingxoxo yokukhumelana umlotha phakathi kwesiboshwa nemindeni yezisulu kanye nomphakathi, wathi kuyasiza ukuthi kupholise amanxeba alabo abasuke bengabagilwa. Uthe banakho ukuhlala babuye bazumise baseshe ngokuthi bapequlule izindlu ezihlala iziboshwa befuna izidakamizwa nezinto okungamele ngabe zisetshenziswa iziboshwa emajele.
Wenze isibonelo ngezinkampani ezifunela abantu imisebenzi wathi uma kudingeka kuqashwe umuntu ngokushesha kodwa uma kucime ugesi kuba nenkulu inkinga ngoba kuma yonke into njengoba imininingwane yabafuna imisebenzi isuke isemakhompyutheni.
Wenze isibonelo ngezwe laseMalasiya ukuthi ngenkathi selakha kabusha umnotho walo, ababencishwe amathuba phambilini, banikezwa amathuba okuzithuthukisa ukuze balingane nabanye.
Wenze isibonelo ngodaba lomhlaba, ukuthi iDA ayizwakali ukuthi ithini ngalo ngoba vele iyiqembu elimele ukuvikela izinhloso zabamhlophe nomhlaba abawuphethe. Uthe lokhu kubonakala ngokuthi uma kukhulunywa ngokunikezwa kwamathuba ngokulinganayo kwabantu abamnyama ezindaweni zemisebenzi, iDA iyaphikisana nalokho.
Wenze isibonelo ngokubaluleka kwamasiko nolimi, okuyizinto athe uNgangezwe Lakhe ubezibeka eqhulwini ngaso sonke isikhathi. Uthe yize sesikhotheme iSilo kodwa imisebenzi yaso iyohlezi isobala.
Wenze isibonelo ngokusabalaliswa kwezijumbana zokudla emphakathini, wathi akekho obukeka ezihlupha ngolwazi ngabantu okumele bahlinzekwe ngalokhu, nokuthi bangaki i-ward ngayinye.
Wenze isibonelo ngokuthi ekuphatheni kukaZuma, izinkampani zamabhizinisi ezingaphansi kukahulumeni njengeSouth African Airways, inkampani eyakha izikhali iDenel, nekagesi i-Eskom nezinye, zahlaselwa yinkohlakalo esabekayo.
Wenze isibonelo ngokuthi kuyimanje bebesaqhubeka ngokulwa nodaba lwase-Orania, nalo okuyindawo okuhlala kuyo abamhlophe kuphela abanobandlululo, abangafuni ukuhlalisana nezinye izizwe kuyona.
Wenze isibonelo ngokuthi nanoma yini ezodinga ukungenelela kukahulumeni ngokuphathelene nodlame lobulili, nosizo lwezokuphepha, uhulumeni ngeke ananaze ukuhlinzeka ngosizo.
Wenze isibonelo ngokuthi ngenkathi kwenzeka isimo esifanayo eBryanston High kulo nyaka, uLesufi akazange ananaze ukungenela.
Wenze isibonelo ngokuthi ngenkathi uNkk Motshekga ememezela ekuqaleni ukuthi izikole zizovulwa ngoMeyi 6, yibona njengeCosas abambhalela incwadi bemazisa ukuthi ngeke ize yenzeke leyonto uma kungakenziwa isiqiniseko sokuthi abafundi baphephile ezikoleni ngokuthi kuthunyelwe izinsiza zokuphepha kwiCovid-19.
Wenze isibonelo ngokuthi ngesikhathi sesigaba sesihlanu nesesine sokuvalwa kwezwe, ukufa kwabantu nezingozi bekunciphile kuleli.
Wenze isibonelo ngokuthi noma ungachitshiyelwa umthetho kodwa ukunikezwa kwabantu umhlaba ngaphandle kwesinxephezelo ukubona kuyinto engenakwenzeka.
Wenze isibonelo ngokuthi ukuncishiswa kwezinga lokungasebenzi kwabantu yinto okuhlale kukhulunywa kulo hlobo lwemibuthano efana nalena kodwa uthole ukuthi kunokuthi isimo sibe ngcono, siba sibi kunakuqala.
Wenze isibonelo ngokuthi uma kunemithetho ewu-10 okufanele ilandelwe bese umqashi ephula owodwa lokho kuzobe kungasho ukuthi kufanele ajeziswe ngokuvalwa kwebhizinisi lakhe kodwa kuzobe kufanele acaciselwe ukuthi yikuphi okufanele akwenze.
Wenze isibonelo ngomasipala oyinhlokodolobha yesifundazwe, uMsunduzi, nathe ugaqa ngamadolo.
Wenze isibonelo ngoMbeki, wathi amazwe omhlaba ambiza ngapha nangapha ukuthi angenelele ekuxazululeni izinkinga ezithile ngoba ehlonipha ubuchopho bakhe nakuba engaseyena umengameli ophethe.
Wenze isibonelo ngomkhandlu oholwa yiDA eTshwane, wathi usuphenduke “upotsho wosomathuba” abamnyama ngendlela osuphethwe ngayo okuyinto leli qembu elingayifuni.
Wenze isibonelo ngoNgqongqoshe wezeMpilo kuzwelonke, uDkt Zweli Mkhize, ohlanganise ithimba elicwaninga ngokutholakala kwekhambi nezindlela zokulwa negciwane iCorona.
Wenze isibonelo seGreat Depression nezinye izinhlekelele nezimo zempilo eziguqule impilo yabantu emhlabeni jikelele.
Wenze isibonelo sokuthi amazwe amaningi aboleke imali eChina adlelwa amachweba uma esehluleka wukukhokha noma umhlaba wawo owenza inzuzo.
Wenze isibonelo sokuthi enye yezinto eyenze leli thimba lamthola ukuthi kunezinto angazihambisanga kahle, wukungadaluli ukuthi wahlangana nowayengumengameli wezwe uMnuz Jacob Zuma kanjalo neState Security Agency.
Wenze isibonelo sokuthi izikole zakuleya ndawo azinabo abafundi abenele esho ukuthi iSenzokuhle nesinye esibizwa Ekuphahleni zinabafundi abawu-73 nabawu-172.
Wenze isibonelo sokuthi izinkampani zikahulumeni zitakulwa mihla namalanga yize kwaziwa ukuthi wobani abaxhaphaze imali, kabajeziswa kunalokho ngabakhokhi bentela abathwaliswa usizi.
Wenze isibonelo sokuthi uma ezohamba unkosikazi kamfowabo nonina baye bambhekele izingane.
Wenze isibonelo sokuthi uma i-Eskom ifakwa ngaphansi koMnyango wezokuMbiwayo naMandla ngeke ulunge ngoba izinkinga zakhona zidinga umuntu ozolungisa i-Eskom ngaphakathi.
Wenze isibonelo sokuthi uma umfundi ehlulwa wukuhlanganisa izinamba kusho ukuthi uzoba nenkinga uma sekuhlukaniswa, sekuncishiswa noma sekuphindwaphindwa, bese exakeka kakhulu uma sekufundwa ogeometry.
Wenze isibonelo sokuthi uma uwusomabhizinisi uyadinga ukuqonda imithetho ebhalwe ezinkontilekeni, wazi nokuthi uma unabasebenzi kufanele ubabhalisele i-Unemployment Insurance Fund nezinye izimfanelo.
Wenze isibonelo sokuthi umsebenzi wasendlini akanawo amandla okuholela umuntu omgadele izingane emakhaya uR3 500 nomlimi osathuthuka emakhaya akakwazi ukuholela abasebenzi bakhe le mali.
Wenze isibonelo sokuthi umuntu onebhondi yendlu engenayo inzalo emile uzokhokha imali ethe xaxa, kanjalo nokhokhela imoto nonesikweletu esithile uzokhokha imali ethe xaxa.
Wenze isibonelo sokuthi unina wake wambiza 'ngesiqalekiso okwakufanele asikhingce sife ngesikhathi esangumntwana'.
Wenze isibonelo ukuthi kuke kufike inkampani yaphesheya izofuna abenza ubuhlalu ukuze babudayise phesheya.
Wenze isikhathi esiwu-1:05:00, wagoduka no-R6000. Endaweni yesibili kungene uSibusiso Kubheka ngo-1:05:09 wathola u-R3000, walandelwa nguNdumiso Khwela ngo-1:06:19 ogoduke no-R2500.
“Wenze isinqumo esihle kakhulu uMadlala ngokubuyisa uKhenyeza. I-Arrows uyazi njengoba ezazi, empeleni uma ukhuluma naye uyamuzwa ukuthi uyayithanda. Ngesikhathi ebuyele kuyo sikhulumile, wangitshea ngezinhloso zakhe kule ligi. Ngibafisela inhlanhla benoNcikazi. Uma kungaya ngezinhlelo zikaKhenyeza ngibona i-Arrows izokwenza kahle kule sizini,” kubeka u-Ertugral ogcine ukubonakala kuleli ngo-2019 eqeqesha iMaritzurg United.
Wenze izifundo zeMarketing Management eCentral Johannesburg College nakhona esaqhubeka nokumodela. Ngesikhathi efunda ekolishi uthe uke wawina kabili emncintiswaneni wokumodela.
Wenze izinsolo zokuthi konke lokhu kwenzeka ngoba kukhona amakhansela e-ANC adlayo ngale thenda kadoti.
Wenze iziqu zakhe e-University of Johannesburg.
“Wenze kahle kakhulu uTau ngoba phela bekuyisizini yakhe yokuqala edlala phesheya kwezilwandle. Iningi labadlali abalingana naye, aliqali ngendlela aqale ngayo, ngakho lokho kufanele sikushayele ihlombe. Kufanele simncome uPitso neSundowns ngoba ukudlala kukaTau kwiCAF Champions League kumsizile kakhulu, kwamenza umdlali ongcono. Empeleni ngokwami uTau usengomunye wabagadli abahamba phambili emhlabeni,” kusho uKhumalo.
Wenze kangcono kunesikhathi esingu-1:55.96 asishaye emzuliswaneni wokuqala, nesenze ukuthi angene ngengcuphe kowandulela amanqamu.
Wenze nezinye noPrince Kaybee, eyagqama kakhulu ethi Charlotte.
Wenzenjani * -Ottis Gibson oseqede unyaka nangaphezulu eqeqesha?
Wenze okufanayo edlalela iMaritzburg United ihamba phambili ngo 2-0 ibhekene neMamelodi Sundowns ngesizini ka-2016/2017. Amaphutha amabili enziwa uVries kulowo mdlalo aphoqa ukuthi iTeam of Choice igcine idlala ngokulingana kuba ngu 2-2. Amagoli eSundowns ashaywa uYannick Zakri womabili ngumzuzu ka-87 noka-90.
Wenze okufanayo esigabeni esiphakela esikhulu eBelgium, uPercy Tau ngesikhathi eshaya amagoli amabili kwi-Union Saint-Gilloise inqoba ngo 5-0 kwiKV Mechelen. Kulo mdlalo uTau uthole iphenathi kodwa wangayithatha yena wayinika uzakwabo.
WENZE okungajwayelekile owesilisa waseMemel, phakathi kweVrede neNewcastle, ngenkathi entshontsha isidumbu sentombi yakhe wasingcwaba kubo, ngaphandle kokwazisa amalungu omndeni wentombi.
WENZE okungajwayelekile umqeqeshi weLamontville Golden Arrows uSteve Komphela ecula nabalandeli beBloemfontein Celtic eshaye ezakhe ngo 5-0 emdlalweni we-Absa Premiership eDr Petrus Molemela Statdium ngeSonto.
WENZE okungejwayelekile uthishanhloko wesikole samabanga aphansi eMjoji Primary, oSindisweni ethwala zonke izindlelo zomngcwabo womfundi oshone emuka nomfula ngesikhathi semvula.
“Wenze umsebenzi wethu njengabaphathi bakhe waba lula ngoba ubeklame zonke izinto zakhe. Ubhale phansi ukuthi ubani uzotholani, ukuthi unkosikazi wakhe uzotholani nezingane zakhe zonke wazibala. Ukuklame konke okwakhe. Lokhu sikushayela ihlombe ngoba sike sibe nenkinga kwesinye isikhathi umuntu ahambe engazihlelelanga. Abaningi kumele bafunde kuyena ngalokhu akwenzile,” kusho uNene.
Wenze umzekeliso wokuthi emdlalweni odlule weWits eshaye kuwona iCape Town City ngo 2-0, umgadli wayo uSimon Murray unikezwe iphenathi “okungesiyona”.
Wenze umzekelo ngesimo sakamuva somvalelandlini, wathi kumabandla abengayingenisi inzuzo kube lula ukuphila kuMfundisi ongusomabhizinisi kuleso simo.
“Weqa ejele ngoLwesine kodwa size saziswa ngoMgqibelo. Kungani kubathathe isikhathi ukubona ukuthi weqile ejele?” kubuza yena.
We’re saddened by the passing of former Sundowns defender Anele Ngcongca. Our condolences are with his friends and family. RIP Anele. pic.twitter.com/NISgbhJZlV
“We’re seeing just short of 249.4% per annum since the end of 2015, it’s a smoothish graph which doesn’t care if the market is falling or booming because let’s face it, nobody knows. It’s carefully hedged to protect you from that, as evidenced by a constant mix of longs and shorts (buys and sells). Market direction is cancelled out that way, leaving only the risk the system determined can be maneuvered into profit. Thereby giving this stubborn uptrend, surely not in a straight line. Rest assured, there will be rare bouts of drawdown but you are in experienced hands.
WESEKWE abazukulu bakhe umholi we-IFP, uDkt Mangosuthu Buthelezi obekhankasa eTabhani, eBergville, ngemuva kokwehlelwa ifu elimnyama lokushiwa umkakhe, uNdlunkulu Irene Thandekile Buthelezi.
We shall execute our duties nomatter how hard it is #NursesDay2021 pic.twitter.com/JRBHB2xfCW
wesibili sihamba phambili ngegoli elilodwa lokho
“WeSolezwe, awungixolele kancane, ngixhunywe imishini ngikwi-dialysis. Ngibuya khona estelekeni. awuhlale nje ube yiSolezwe. Ngicela sixoxe ngelinye ilanga,” kusho uNkk Mthembu.
Western Cape - 675, sekushone abawu-13
WESTERN CAPE: Sekuhaqeke abangu18 906, kwashona abangu 437 kwathi abangu 9 830 balapheka.
Western Cape uNksz Erna Veldman 082 884 3990
We strongly condemn the Film & Publication Board Appeal Tribunal’s decision re-classify the film
Wesula emuva kombiko weqembu ongambekanga neze kahle ekuholeni leli qembu.
Wesula ePhalamende nje ubesanda kuxolisa esizweni emuva kokuvela kokuthi wayegqigqa emihlanganweni nabomndeni weziqumama zakwaGupta.
Wesula nasesikhundleni sokuba yilungu lePhalamende emuva kokushawa ngesithende ngesikhathi uMnuz Cyril Ramaphosa ebophela isikimu esisha.
WESULILE  ePhalamende umholi we-NFP uNkk Zanele -KaMagwaza Msibi. Lo mholi we-NFP ujoyina uhlu lwamalungu ePhalamende esula ubuthaphuthaphu selokhu kwamenyezelwa ikhabhinethi.
We take note of this incident and would like to assure our customers that claims are assessed on an individual basis and the incident at this branch whilst isolated is regrettable.
We - the black delegation would like to trade Mmusi Maimane for Danny K. Thank you!
Wethemba ukuthi izifundo abazozithola eFrance zizomsiza uma esehola iqembu kumaWorld Student Games.
Wethembise ukuthi uzophinde axhumane nehhovisi labo eliseMpangeni, abazise ukuthi kunemibiko ethi abakayi ukuyokhipha iloli labo elakhalakathela emzini womuntu.
Wethembise ukuthi uzoxhumana negatsha labo eliseMpangeni ukuthi kube yilo elizoyoyikhipha njengoba umndeni usukuqinisekisile ukuthi selikhishiwe.
Wethula lolu hlelo nje, nasemculweni akamile njengoba ekhiphe i-albhamu entsha ethi Heaven's Scroll egabe ngezingoma eziwu-13 nayikhiphe ngaphansi kwenkampani ethi yena, iKemoto Entertainment. Le albhamu uPuleng uyicula ngezilimi zaseNingizimu Afrika ezahlukene okubalwa isiSuthu, isiBhunu, isiZulu, iSetswana, isiNgisi kanjalo nolimi lwaseGhana. Lokhu uveze ukuthi ukwenza nangokwesekwa ngumyeni wakhe, uJoshua, izingane zabo ezimbili, unina nodadewabo ababili.
Wethule imibiko emibili mayelana nezivumelwano ezimbili zokuqasha amabhilidi ePitoli naseThekwini, ezabiza ngaphezu kukaR1.7 billion nokuthi iSAPS ifuna ukusayina nosomabhizinisi, uMnuz Roux Shabangu phakathi kukaMashi noJulayi ka-2010.
WETHULE ubufakazi obushaqisayo umseshi ngesigameko sokubulawa ngokudutshulwa kowesilisa wabohlanga, kwahlaselwa nabanye ayehamba nabo okwenzeka ngesikhathi sezibhelu ePalmview, ePhoenix.
WETHUSE abaningi owesifazane waseMlaza, elahla izingane zakhe ezingamawele ehlathini ngoba ethi ziyambambezela akasakwazi nokuya ebumnandini.
WETHUSE abaningi umfundisi webandla labasindisiwe evuma emsakazweni Ukhozi FM ukuthi unoxhaxha lwezintombi ngaphakathi ebandleni.
WETHWESE iziqu kwezobuchwepheshe usomahlaya obengomunye wabafundi abangu-7832 ebebethweswa iziqu zabo zemfundo emikhakheni eyahlukeni eDurban University of Technology (DUT) .
WETHWESWE amacala okushaya indlwabu kawu-37 umlisa wase-Australia okuthiwa ubehamba ecutha ngezindonga egila lo mkhuba phambi kwabantu emini bebade. Kuthiwa ubengenandaba nokuthi kunezingane ezimbukayo enza lesi senzo esithathwa njengamanyala.
We welcome back one of our own, Coach Stuart Baxter as we embark on the next phase of our journey as Amakhosi.He is introduced by the Head of Technical, Molefi Ntseki who talks to him about being back home.#Amakhosi4Life #WelcomeBackBaxter pic.twitter.com/sBqFxGBCu7
We will need to re-organise workplaces, schools, universities, colleges and other public places to limit transmission.
We wish #COSATU President, #ZingiswaLosi a speedy recovery after being involved in an accident on her way to the #ANC Siyanqoba Rally in Soweto says @1Cosatu @eNCA @Radio702 @Newzroom405 @SAfmRadio @ewnupdates @VOWFMNEWS_ @JacaNews @DrBladeNzimande @MbalulaFikile @SACP1921 pic.twitter.com/3y7I3goFYc