input
stringlengths 1
130k
⌀ |
---|
Waze wabiza abanye abaholi be-ANC ngezimpimpi kodwa bamphonsela inselelo kwaze kwafakwana ezinkantolo. |
waze wafaka nesithombe sendoda athi yishende likankosikazi. |
Waze wakhala ngokuthi akanelisekile ngophenyo ngoba kwakukhona izinkomba zomkhondo kodwa kungaboshwa muntu. |
Waze wakugcizelela impela ukuthi uyabona sengathi impilo yami imile. Ifana nesiqeda ngakho ngeke akwazi ukuthi siqhubeke, kusho uMroza. U |
Waze wangena yena luqobo egunjini lapho iSilo selashwa khona. UNdlunkulu uMaNdlovu uke wangena egunjini eyozibonela ngamehlo akhe isimo sokwelashwa kweSilo. UNgqongqoshe wezeMpilo usiqinisekisile sobabili ukuthi imizamo yokwelapha iSilo isahamba ngendlela emenelisayo. |
“Wazi kahle ukuthi asiholile futhi ubelokhu ethi iSABC abalukhokhele Uzalo. |
“Wazi kahle ukuthi ibhanoyi lahoxiswa ngoLwesithathu kodwa wangangitshela. Uyasuka lapho ngoLwesihlanu usethi angize ngedwa, ngishiye ithimba engisebenza nalo futhi kuzofanele ngizishayelele amahora amathathu ngisuka esikhumulweni sezindiza. Ngamtshela ukuthi ngeke isebenze leyonto.” Esephetha uKabza uthe kufanele azi uJigga ukuthi uNkulunkulu ozomphendulela njengoba ecekele phansi igama lakhe. |
Wazikhalela ngokuthi abathandi ukucima ugesi kodwa baphoqwa yisimo sengqalasizinda endala efa njalo. |
Wazinikela emaphoyiseni ngeledlule ngemuva kokufunwa phansi phezulu ngamaphoyisa kusukela ngoJuly 16. Kulindeleke ukuthi abuyele enkantolo ngo-Agasti 12. |
Wazinikela nangesikhathi umyeni wakhe eselaxaze iqembu iminyaka emibili, libhekene nezembe kusele imidlalo eyishumi nje kuphela. Ukwenze lokho ngoba leli qembu bekungeyona nje into yokubukisa, ubekuhlonipha okudingeka ukuthi ukwenze ukuze ube neqembu elinempumelelo, kwazise ubefuna ngibe nesandla ekuphathweni kwaleli qembu uma sengikhulile,” usho kanje. |
“Wazinikela wangisondeza eduze kwakhe wangibeka kuleli zinga engikulona. Kodwa akulula ukungena endaweni ebiphethwe umuntu iminyaka ngaphandle kwezinkinga. |
Waziphendulela ngokuthi kusamele anikezwe ithuba lokwenza umbiko ngasebekwenzile nesigungu sakhe, okuhle nokubi. |
Wazisa nomphakathi ukuthi unqenqema oluhamba abantu ebhishi (i-promenade) luvuliwe ukuze abantu bakwazi ukugijima, bahambe ngama-bhayisikili futhi bazingcebelekele nje kulona. Kodwa unxuse wonke umuntu ukuthi alandele imigomo ebekiwe ukuze kungasabalali iCoronavirus njengoba izwe lingena kwisivuvu sesibili. |
“Wazithatha ngoDisemba wathi ucela ngimboleke zona ngoba amaholidi. Ngamfonela ngoJanuwari ngibona kusondela izinsuku zokuvulwa kwezikole, wavele walwa. Wangifonela esengitshela ukuthi usethole isikole esisha eKZN, ngeke ngisazithola. |
Wazwakalisa ukuphatheka kabi ekhasini lakhe lika-Instagram lapho abhala khona ukuthi udinga ukwenza izinguquko empilweni yakhe ukuze abuyise ubuyena. Wabhala wathi uzokhulula uNtobeko ngoba usakhula. |
We all run our own races, he fell along the way....but the race is not over |
We always educating women on how to defend themselves, When we really need to be teaching men not to rape. |
We are deeply saddened to learn about the passing of former Bidvest Wits player Papy Faty! |
We are not scared of Umjovo.... We are scared for our people because it is a fact that people still get Covid even though they had double jabs... So the certificate is not necessarily a guarantee..DONT TICTATE to our people by threatening with a concert...Let them decide... |
We are pleased to announce the
We are proud to announce @somizi as the new brand personality of Black Opal SA #BLKOPLSA #ForEveryShadeOfBeauty
We are very sad to have learn the passing of another soldier Mr Faty...deepest Condolences to the family and friends
#WebbEllisCup brought back home by the
Webosopoliti yini nihlekise ngenhlupheko yabantu baseMkhanyakude? Ngabhala ngoDisemba 12 nyakenye ngikhala ngendaba yamanzi ngaphansi kuka-ward 3 kuMasipala waseJozini.
we-Bucs u-Irvin Khoza inselelo yokubuyisa izinsuku zenjabulo kweZimnyama.
We'd like to welcome our latest signing to the Club
We dropping new music @babes_wodumo #Ung’Dunure ft @madanon & @realdjlag 🔥🔥🔥🔥🔥🔥 dropping in a couple of days ......... And the biggest Hit single by @mampintsha_shimora ft @tns_musiq 🐕 #joburg 🙆🏽♂️❤️👑🌪🌪🌪🌪🌪 #westinkiyanyakazisa 🕺🚨🔔 #NingibekezeleNgiyasondela 🙏 Ice queen ❄️👑
Weeeeh udevil (sathane) wokugcina ke lowo" kusho uCndo, inkulumo yakhe ezwakala ibhekiswe kuMampintsha. |
#Weekend a glass of 🍷is probably safer🤦♂️🤦♂️ |
We extend our deepest condolences to the family, friends and fans of the legendary singer #TshepoTshola (The Village Pope). We remember him for his classic gospel favourite ‘Ho Lokile’. [pic: Facebook] pic.twitter.com/IJdjQz7eBQ |
We find lighter skin more attractive. Straighter hair more attractive, narrow noses more attractive. |
We getting our club back...cant let this brand go down the drain in our life time#KaizerChiefsProtest pic.twitter.com/JpcxIIWQv6 |
We have evolved the PureSave account to make it more functional and to ensure that it meets the specific needs of customers when it comes to everyday banking and saving. Open your PureSave account today via our Banking app, website or at any of our branches and take full advantage of all it has to offer. |
“We have lowered the age criteria of the PureSave account from 18 to 16 years in the effort to encourage youth to start saving at an earlier age while giving them easy access and ability to transact when they need to,” says Tshiamo Molanda, Head of Everyday Banking for Individuals at Standard Bank. |
We have to change our mindset and make sure our heads are ready [on Wednesday], Ole says. "Because anyone's heads will drop when you lose like that. Now, the response has to be there." |
weHeart FM, eKapa, ukuthola ukuthi uphezu kwaziphi izinhlelo kulo nyaka. Lo mculi uthe usimame ngokushesha kodwa uqale kahle kakhulu. |
“ Wehle kuyo itekisi wakhuluma nabanye kanti vele umsolwa usemlindile, wamdubula. Ngokwazi kwethu bekungekho mbango okhona noma umuntu abexabene naye,” kusho yena. |
Wehlelwa yilo mshophi nje, lo mgadli oneminyaka engu-32 osemabhukwini eChippa, akakadlali nowodwa umdlalo kule sizini ka-2021/2022 yeDStv Premiership njengoba esalimele. |
WEHLELWE wumshophi izolo, uDJ Black Coffee, ozoshada namuhla nonina wezingane zakhe ezimbili, ehlaselwa ngumlisa ngesando wamkhomba nangesibhamu efuna iwashi lakhe ekwelinye lamagaraji eGoli. |
WEHLELWE wumshophi umdlali odume kwiKaizer Chiefs uMichelle Katsvairo ozama inhlanhla kwiReal Kings egijima kwiNational First Division (NFD). |
WEHLELWE yisibalo sabalaleli umsakazo ongenisa inzuzo KwaZulu-Natal. |
WEHLILE umthwalo emahlombe abahleli bomcimbi iGcwalisa iMabhida Maskandi Concert ozoba ngoMashi 30, emuva kokuthi uMasipala weTheku uthe uzoxhasa ngoR2.8 million ozokhokhela iMoses Mabhida Stadium. |
*Wehlise ijubane ikakhulukazi uma umgwaqo umanzi. |
Wehlula imbangi yakhe uNkk Nkosazana Dlamini Zuma owayethwelwe ngeqoma ukuthi kungase kube nguyena ozodla ubhedu lokuba umgengameli wale nhlangano. |
WEHLULEKA ngisho wukukhuluma uyise webhungu elilandwe ngabantu abangaziwa, bayolinquma imisipha yomzimba ngaphandle komuzi lashona. |
WEHLULEKE nawukukhuluma uSihlalo weMaritzburg United, uFarook Kadodia, uma ebuzwa ngokushona isigubhukane kukaBoy Kunene obengumlandeli wokuqina weTeam Of Choice obulewe. |
WEHLULEKE nokuzibamba wasikhihla isililo owesifazane ohlala ehlathini eliseWestville, eThekwini, ebona kufika ungqongqoshe ezomnika usizo. |
Wehlulekile nokho ukuyisiza isinqobe isicoco iSuperSport kwazise banqunywe yiTP Mazembe yaseDemocratic Republic of Congo. |
WEHLULEKILE wukuthola incwadi evimbela uBeyoncé ukuba asondele kuyena owesifazane omsola ngokuthakatha. |
We hope this is not part of STOP THE COUNT panic. All ROCs must insulated from power cuts and must have back up generators. https://t.co/GOY7L6kZWi |
Well I started my music career before I joined Generations today I was recording this track which I wrote 2016, Hope you will love it. |
Well you clearly don't understand black privilege. It is being able to loot a country and steal hundreds of billions and get re-elected. If ppl want permanent poverty for the masses they are going about it the right way. |
We love Caiphus Semenya&Letta Mbulu,we need a proper event 2 honor them.Not this Mom Rubby's shebben called |
Weluleke abalandela ezinyathelweni zakhe ngokuthi bengajahi udumo. Uthe kumele basebenze ngokuzikhandla, bahloniphe umsebenzi ngoba amathuba azovela. |
Weluleke abantu ukuthi bayeke ukuzama ukwenza imicimbi isinyenyela ngoba bazoqhubeka nokubabopha. Izwe livaliwe ngenxa yobhubhane lweCorona. Ngalesi sikhathi akuvumelekile ukwenziwa kwemicimbi, yimingcwabo kuphela okuvumelekile ukuthi iqhubeke nakuba kumele kube ngabantu abangu-50 kuphela abayingxenye yayo. |
Weluleke abasezinhlakeni zomthetho ukuthi baqaphele uma besebenza nabantu abehlukene wathi baqikelele ukufaka okokuzivikela, basebenzise nezibulala magciwane bageze nezandla. |
Weluleke abayobhalisa emakolishi azimele ukuthi baqale bahlole ukuthi abhaliswe ngokusemthethweni emnyangweni wakhe ngokuthi bashayele inombolo yocingo yamahhala ethi: 0800 872 222. |
Weluleke abazosebenzisa lezi zimoto ukuthi bazihlanze, bazisebenzise kahle bangazisebenzisi budedengu. “Ubuholi bomnyango ezifundeni mabuqinisekise ukuthi ziphathwa kahle futhi zenza umsebenzi ezithengelwe wona izimoto,” kusho uNkk Sithole-Moloi. |
Weluleke abesifazane abangaphandle ukuba bafunde ukuzimela, basebenzise amakhono abanawo ngenhloso yokuziphilisa futhi bakhulise izingane zabo ngendlela eqotho. |
Weluleke abesifazane ngokuthi bangajahi, kodwa abalinde isikhathi okuyisona sona sokushada. Ugcizelele nangokuthi kuhle abesifazane bakubeke eqhulwini ukuzithuthukisa kunokujaha ukushada. |
Weluleke nangokuthi akumele izingane zamantombazane zijwayezwe ukulala embhedeni owodwa nezabafana noma ngabe zingakanani ngokweminyaka. |
Weluleke ngokuthi kungakuhle uma usekhaya usebenzise amanzi anensipho ngoba uma usondela esitofini uzosha. |
Weluleke ngokuthi usoseshini kumele welule isandla ubalekelele ngezindleko zikadokotela abalimele wathi ibuhlungu into ebehlele. |
“Welulekwa ukuthi abuyele Osizweni ukuyovula icala lokuthunjwa kodwa wenqaba,” kusho uCaptain Gwala. |
WEMBULE iphini lakhe uPatrick Mabedi izinqe umqeqeshi weKaizer Chiefs, uGiovanni Solinas ngenkulumo ayethule ngemuva komdlalo waMakhosi neBaroka FC ePeter Mokaba Stadium, ePolokwane. |
we must teach children love, kindness and respect from birth. that way they learn to embrace others as they are without us having to use sexuality as a basis for accepting others. |
Wena isisoka usuke ungenaso, ulimu lwakho lumbaxa mbili. |
Wena nomzala wakho nifana nokuthi nabandawonye njengoba kulamana omama benu. |
WENA owabona abazifela ngeKaizer Chiefs ne-Orlando Pirates, iCarling Black Label Cup isizodakiswa abalandeli bombhoxo ngeChampion Match. |
Wena Skuva kumele uqonde ukuthi noma sahlukana kabuhlungu, kuningi okwenzekile. Bewungalaleli ngisho ngikukhuza. Ngisho usunengcosi mfana futhi awukaze wakhula. Uphila impilo engenaplani. Utshwala buyakwehlula, kusho uGodfada engomeni. |
Wena unendima yakho oyidlalayo kanjalo nonina unendima yakhe njengomzali. |
“Wena ungabuyela kuwo umnyango uwubuze ngalolu phenyo ngoba yiwo olwenzayo. Mina angikwazi ukukhuluma ngalo,” kusho uButhelezi. |
“ Wena ungijwayela kabi, ngizokukhombisa. Ubikela umama yonke into uma sixabana,” kusho lo wesifazane. |
“Wena uthule layindlini izingane zi-busy ziyab…(esho igama lokuya ocansini).” |
Wena wathandana nomuntu umazi ukuthi unomuntu wakhe, walibala ukuhlalela ethembeni. |
Wendlale zonke izinkinga abhekene nazo ngaphambi kwalo mdlalo awuthatha njengomqoka kuye nabadlali abangakawatholi amakhaya amasha. |
We need a National Government that acts within the best interests of residents. We need accountability from |
We need National Government to take their duties seriously. |
We need to give Babes the support she needs. I will not sit back. I’d rather be “isandla sesthathu” zisale nam. |
We need to understand that preference is both economic and political, it directly affects people’s chances of survival. if I prefer you based on your aesthetic, anything you do after that will impress me, I’m more likely to trust & favour you and overlook ur shortcomings. |
WENELISEKILE ngesizini yeHighlands Park yokuqala esigabeni esikhulu * -Owen Da Gama oyinhloko yabaqeqeshi kuleli qembu laseGoli okungenzeka liqede isizini libalwa namaqembu azobe eyingxenye yeMTN 8 ngesizini ezayo. |
Wenganyelwe yinkampani yaseThekwini i- Afrikalture Events and Promotions, egxile ekugqugquzeleni ikhono entsheni okubalwa kulo ukukhangisa ngengqephu nasekuhleleni imicimbi. |
Wengeza athi lokhu kujwayeleke kakhulu ebantwini besifazane. “Umcabango womuntu wokuthi ndlela thize akufanele ukuthi alungise isimo sakhe sezimali kwenza kube nzima kakhulu ukuthi azithathele izinqumo. Lena cishe yindlela elula yokuthi abantu babhajwe emkhutsheni wokuphila ngokuciciyela nyanga zonke kunokuthi bonge.” |
Wengeze ngokuthi abanye othisha kungenzeka bangafiki ezikoleni kodwa izizathu zokuphutha kwabo zizobhekwa kunokuthi kujahwe ekuthatheni izinyathelo |
Wengeze ngokuthi isikole siphoxekile ngoba umfundi ukhombise izimpawu esesekubo. |
Wengeze ngokuthi kakusilo udaba oluphakathi komfundi, othisha nothishanhloko. Uthe izikole ezibambe amaripoti ezingane kumele ziwadedele. Mayelana nodaba lokuxoshwa kwabafundi ePanorama ngoba bekweleta, okhulumela umnyango esifundazweni uMnuz Kwazi Mthethwa, uthe noma udaba bebengakaluzwa kodwa isikole kasinalo ilungelo lokuxosha ingane ngoba umzali wayo ekweleta. |
Wengeze ngokuthi kubantu abawu100 000, u33.1 asebehaqekile eThekwini uma kuqhathaniswa no84.6 ku100 000 eLembeni."ITheku lino84% wasebeshonile. |
Wengeze ngokuthi kunezinguquko ezinqala enhlawulweni ezokhokhiswa abaphula imithetho yomgwaqo ngaleli sonto uma kuqhathaniswa nebikhokhwa esigabeni sesine, okudale zanda izingozi zemigwaqo. |
Wengeze ngokuthi nezinhlangano zosomatekisi zivumile ukulayisha u-70% wabagibeli. |
Wengeze ngokuthi: “Ngibe nawo umuzwa namuhla wokuthi sikulungele ukudlala futhi sidlale kahle sinqobe nomdlalo,” kusho yena. “Yilowo umuzwa, sikulungele.” |
Wengeze ngokuthi u-Advocate Mkhwebane unqabile ukunikeza oKlebe isitatimende, wathi basebenzisa ukuba negunya lokuphenya icala elingenamsebenzi. Lokhu kulandela ukuba esikhathini esingangenyanga oKlebe beye ku-Advocate Mkhwebane befuna isitatimende mayelana necala lokudicilela phansi nokuphazamisa ukusebenza koMbuso alivulelwa wu-Advocate Paul Hoffman ngo-Agasti. |
Wengeze ngokuthi ufuna ukuhamba ezinyathelweni zabaKwaZulu-Natal abadlala kuMakhosi eminyakeni edlule okubalwa kubo uBhizzah Dlamini, Shaka Ngcobo, Kito Petrus “Ten-Ten” Nzimande, Fani Madida, Derrick Spencer, Arthur Bartman, Siyabonga “Bhele” Nomvethe, Siyabonga Nkosi osengomunye wabahlaziyi kwiSuperSport. |
Wengeze ngokuthi ukuthuthukisa umzila waseMargate kuzodinga uR6 million. |
Wengeze ngokuthi uma kungukuthi umuntu otholakale enerekhodi lokuthi unecala lokutholakala nensangu alenza eminyakeni engu-10 edlule, futhi kube ngukuthi akanawo amanye amacala, nokuthi wayengakaze asidonse isigwebo ngalokho, angafaka isicelo kuMqondisi jikelele wezoBulungiswa nokuThuthukiswa koMthethosisekelo. |
Wengeze ngokuthi uma uNkk Van Damme engafisi ukuthatha ikhefu akuyona inkinga, yilungelo lakhe kodwa yena njengomholi wenze isinqumo abebona sifanele. |
Wengeze ngokuthi uyise akakaze athi akafuni ukubhekana nengalo yomthetho. |
Wengeze ngokuthi wonke umuntu osuke esezelwe, unelungelo eligcwele lokudla anhlamvana. |
Wengeze nokuthi sekuqale uphenyo ngenkohlakalo ebiqhubeka nokuyiyo ebiphazamisa ukusebenza. |
Wengeze wathi iSassa ayisawakhiphi amavawusha nezijumbane zokudla ngoba yonke leyo mali iyona esetshenziselwa ukuholelwa abantu oR350. |
WENQABE waphetha ukwamukela imfene ‘yomthakathi’ obeseyichitha ngoba eselaxaza ubuthakathi. |
Wenqabile ukuchaza ngokuthi njengoba esesulile ePhalamende, uhlele ukwenzani. |
Wenqabile ukudalula igama lomuntu afuna ukuba ageze igama lakhe. |
Wenqabile ukuxhumanisa intatheli noninalume, wathi kabathandi ukukhuluma izindaba zomndeni nabamaphephandaba. |
Wenqabile ukwenaba ngalokhu, wacela ukubuye athintwe. Eseshayelwa okwesibili kuthe intatheli isazethula, wavele wazikhalela wathi: “Weeeh hhayi,” maqede wavala ucingo. |
Wenqabile ukwenaba ngecala, wathi into ebahluphayo ukuthi icala selidonse isikhathi eside. |
Wenza iBsc kwiMaths and Physical Science eVista University esibizwa nge-University of Johannesburg. |
Wenza iphutha elikhulu ngokuthi uma uxabene nesoka lakho bese uya ocansini nomunye umuntu ikakhulukazi ongamthandi. Ayenziwa leyo nto. Kubalulekile ukuthi uma uhlukene nomuntu uzinike isikhathi esanele sokuzisesha ukuthi usamthanda yini ngaphambi kokuthi udlulele komunye umuntu. Kubalulekile ukuthi uphile nomuntu omthandayo ngoba akukuhle ukuphila impilo engamanga. Kuhle umazise uyise wengane ngakho konke futhi umtshele ukuthi uzoqhubeka abe khona empilweni yomntwana noma senihlukene. Cabanga kahle ngaphambi kokuthatha isinqumo. |
“Wenza kahle kakhulu. Isizini yakhe inhle kakhulu, kusukela kwedlule kuza kulena. Kufanele azithobe, aqhubeke nokudlala nokusebenza kanzima, azithuthukise. Siyiqembu siyaxoxa, sibheke izinto eziningi, sisho ukuthi yilona lolu uhlobo lwabadlali esifuna ukulunizeka ithuba lokuyozama inhlanhla e-Europe. |
Subsets and Splits
No saved queries yet
Save your SQL queries to embed, download, and access them later. Queries will appear here once saved.