input
stringlengths 1
130k
⌀ |
---|
Wathi ulindele bamthinte futhi uzimisele ukubanikeza ulwazi analo. |
Wathi uma kuphuma uRamaphosa esikhundleni i-ANC izofaka ezinye izigebengu esiyiPhini likaMengameli wezwe uMnuz David Mabuza emva kwakhe kufakwe uMnuz Ace Magashule naye ambize ngesigebengu. |
“Wathi uma ngiyovula icala, ngizothi ngibuya ebe efikisana nami ekhaya ngoba yena ngeke aze aboshwe,” kuzikhalela lesi salukazi. |
Wathi uma ugomile akusho ukuthi ngeke likungene igciwane, wanxusa ukuthi uma uzizwa ukuthi uyagula, ungagomi okunalokho ubonane nodokotela ukuze akuhlole kuqala. |
Wathi umlisa ona-42 usolwa ngokudlwengula intombazane eneminyaka engu-16 ayaziyo. |
Wathi umshayeli wabatshela ukuthi kukhona akubona emgwaqweni wazama ukukuvika kodwa imoto yagingqika. |
“Wathi ungumuntu ozifihlile. Ngasala ngimangele ngesikhathi engitshela lokho,’’ usho kanje. |
Wathi uNkk Mokonyane wayeholelwa uR50 000 njalo ngenyanga, ethengelwa ukudla, wangcwatshelwa nendodana yakhe. |
Wathi uqale ukuthandana naye ngo-2004, wamxolela embhangqile ngo-2012 nango-2014 lapho uNkulunkulu aze wamupha amandla okumlobola nokumethembisa umshado. |
Wathi useyakhuluma ngalezi zindaba ngoba sekufanele zihlale obala, abantu bangakhohliswa nge-EFF. |
Wathi uyabona ukuthi akukho ukusebenzisana okukhona namqembu ngakho uzohlela umhlangano nawo, babonisane. |
“Wathi uyacela ngingethuki kuzogcina kulungile. Ngathula ngoba nganginethemba lokuthi ngempela kuzolunga. Sengiyabona ukuthi ngangizikhohlisa,’’ kuchaza unkosikazi kaNdlovu. |
wathi uyazi ukuthi akuvumelekile ukuba uthisha athathe imali kubafundi ngakho abayikhokhe egaraji yena uzofika esethela khona uphethroli wakhe. |
Wathi uzitike ngocansi nendoda ngokuthanda engaphooqiwe kodwa ukhethe ukwenza ngale ndlela ngoba esaba ukuthi kungenzeka akhulelwe. |
“Wathi uzongibulala uma eseqedile ukungidlwengula bese eqhubekela ezinganeni zami. |
Wathi uzoqhubeka nokucula ngoba kuzobe sekulula abantu sebebazi ubuso bakhe. |
“Wathi uzosiqinisela umuzi wethu mahhala,” usho njalo. |
Wathi uzothumela abameli bakhe kwikhomishini ngoba ufuna ukuziphendulela. |
Wathi vele kunabanye asebehluleka ukufeza izidingo zabo ngemiholo, sebephila ngamakhadi ezikweletu (credit card) nokuthi baboleke imali njalo uma beqeda ukuhola. Ubadonse ngendlebe abantu wathi, bangalokothi baboleke imali komashonisa ngisho bempintshekile ngoba abawulandeli umthetho. |
Wathi wahamba egqoke izingubo zokulala wangena emotweni eyayishayelwa ngowesilisa angamazi. |
Wathi wayazi ukuthi konke lokho kwakusho ukuthi usezoyohlaa emakhaya aseMahlabathini. |
“Wathi wenza i-albhamu yakhe futhi ufuna senze ingoma. Senza iSweety Lavo. Ngemuva kwayo sathi sihleli sixoxa estudiyo wathi ubhale ingoma efanele mina. Wangiculela ikhorasi wabe esethi angibhale,” kusho uNaima. |
Wathi yena noNksz Langa bashadile futhi akukho okuzoshintsha. UNksz Hlophe ulimise ngesihloko elokuthi umshado wabo uhlanganisa amafa, wathi uma sekuphume incwadi yefa, uzolandela okulotshwe kuyona. |
Wathi yena wasindiswa ngo-2007 futhi unamandla alingana nawomsunguli webandla lakwaShembe, uMqaliwendlela. |
Wathi yingakho avuma ukusondela kuso uma ecelwa ngabazali ngenhloso yokuba yiso labo uma izinto zingahambi ngendlela. |
Wathi yize engowaseGoli kodwa ngendlebe achazeka ngayo ngesikhathi uMntwana emeshela, wavele wazitshela ukuthi uncamela ukuyidela impilo yakubo eGoli, ngoba uzimisele ukuba uNkosikazi weNkosi yakwaButhelezi. |
Wathi yona ifundile, ayifani nomakoti wakhe owagcina kwaGrade 11, yena wambutha wamenza umfazi kodwa namhlanje useyamjikela. |
Wathi yonke into engiyizwayo angiyicule engomeni. Uma uyilalela le ngoma, uzozwa ukuthi angiculi kodwa ngiyakhala, kusho uLady Du. |
Wathi yonke into engiyizwayo mangiyicule engomeni. Uma ulalela Umsebenzi Wethu wuzozwa ukuthi kangiculi kodwa ngiyakhala, kusho uLady Du. |
Wathi zonke lezi zehlakalo zazimudla enhliziyweni futhi zimqwashisa ebusuku kodwa ephoqeleka ukufela ngaphakathi okwebutho laKwaZulu. |
Wathola amavoti angu-151 uMncwango wathola angu-347. |
Wathola iziqu zakhe zeBachelor of Pedagogics eNyuvesi yaseWestville manje esiyiNyuvesi yaKwaZulu-Natal. |
Wathola iziqu zeBSC kwiChemistry neBiochemistry wenza neMasters nePhd eyayigxile emakhambini. |
“Watholakala eGoli, wabe eseboshwa. Emva kwalokho amaphoyisa abe esebopha ubaba wakhe.” |
“Watholakala nezimpahla zokwebiwa, ezagcina zibuyiselwe kubanikazi bazo. Walashwa esendaweni yesehlakalo, wasedluliselwa esibhedlela. Ayehamba nabo bashona,” kusho uNkk Kara. |
Wathola ukuthi uRamaphosa wakhohlisa iPhalamende ngesikhathi eveza ukuthi umnikelo wawubheke kumsebenzi owenziwa yindodana yakhe, okuyincazelo ayihoxisa wabe eseveza ukuthi wayengazi ngomnikelo wesikhulu saseBosasa. |
Wathola uqeqesho msebenzi kwaDeloitte okuyinkampani ecwaninga amabhuku, ophikweni lwayo oluseThekwini, ePitoli ngaphambi kokuthi ayosebenza ehhovisi eliseNew York iminyaka emithathu. |
“Watholwa amaphoyisa wayiswa esibhedlela kwavulwa necala lokuthunjwa nokuzama ukubulala. Kusukela kwenzeke lesi sehlakalo akazange aphinde abe sesimeni esikahle ngoba ubesaba ukuthi abahlaseli bangabuya bazomqedela. Kungenzeka ukuthi yikona lokhu okudale ukuthi azilengise,” kusho isitatimende. |
Watholwa engenalo icala lokuba nezithombe zezingane zocansi eChicago ngo-2008. |
“Watholwa nezinhlamvu ezinhlanu ngenkathi eboshwa. Ngokuqhubeka kophenyo, kwatholakala ukuthi ubulale abasekhweni lakhe. Kwavela nokuthi isibhamu esasetshenziswa sasikade sintshontshwe ngo-Ephreli 13, 2017. Uvele ephindelela enkantolo kwaze kwaba uyagwetshwa,” kusho uColonel Mbele. Kusolwa ukuthi uMlambo weba isibhamu sikayise agcina edubula ngaso. |
“Wathuka mina nomkhulu wami. Ngicabanga ukuthi akwemukelekile ngoba ungamhlulela kanjani umkhulu ngempahla engiyigqokile futhi nezinto ayezisho zazingamampunge.” |
Wathumela nenqwaba yengxoxo phakathi kwakhe nabale nkampani. Kodwa wangafuna ukuphawula mayelana nemali okuthiwa wayikhokhelwa wathunyelwa nobufakazi basebhange. |
Wathumela umngani wakhe umyalezo kuFacebook ebatshela ukuthi uHoosian ukhiye emnyango. Wathi uzobheka ukhiye bese eyavula. |
Wathweswa icala lokukhwabanisa uR1.8 million wakwa-Edcon nokuyicala abelihamba enkantolo egxile emacaleni athinta imali eGoli. Icala lakhe lihoxiswe ngesonto eledlule ngemuva kokuvela kokuthi abukho ubufakazi obumyamanisa nalo. |
Wa tima founo ke ya idibala. |
Watshela Isolezwe ukuthi uzothumela abameli bakhe kwiKhomishini ngoba ufuna ukuyoziphendulela. |
Watshelwa ukuthi angabuyela okungenani ngemuva kweminyaka emibili noma emthathu kodwa yena uthi: |
Wavala ngelokuthi uzokwethula umqeqeshi wakhe wesibili, ongumqeqeshi waseMzansi. Wakubika futhi ukuthi uholwa yiSafa kulokhu. |
Wavaleleka ngaphansi kwemoto waze wasizwa ngabantu abamkhipha. Abantu bazama |
“Wavele wangena emotweni yami engazi ukuthi siyaphi? Wavelee wakhetha ukuthi uzobona ngami ukuthi siya kuphi? Wayazi kahle ukuthi siyaphi futhi wayazi ukuthi siyohlangana nobani,” usho kanje. |
“Wavele wanyamalala sabona sekukhona lo ositshele ukuthi ipulazi ulithengile akazani nemfuyo yethu. Uthe kumele sikhokhe irenti yemfuyo esele kungenjalo uyayikhipha enkanjini yakhe. Ugcine ngokuyikhipha ngoDisemba wavala amasango wathi akasafune lutho oluzonqamula endaweni yakhe,” kubalisa uNkk Mvelase. |
“Wavele wathi ‘ngimdubule ngoba wangif*b*la’. Ngamtshela ukuthi ngifuna ukuqiniseka ukuthi olwakhe yini ucingo wabe esevuma ukuthi olwakhe. Wangitshela nokuthi ususe yonke imiyalezo ebikulo,” kusho uNadesen. |
Waveza bukhoma emoyeni ukuthi uBabes uyafa yisibhaxu sikaMampintsha futhi useke wamephula nomlenze. |
Waveza nokuthi akakhathali ukuthi abantu baphawula bathini ngalolu hlelo kodwa bazoziqondisa izigwegwe kulaba abaphingayo. |
Waveza nokuthi isikweletu sikaNksz Munusamy semoto sakhokhelwa saphela kaWesBank Finance. |
Waveza nokuthi kungenzeka kwengezwe amanye amacala. |
Waveza nokuthi uMti wayehlala exhumana nalaba bobathathu futhi wayethe udaba lwabo kufanele lulungiswe. Kwavela nokuthi uMti wathola amadokodo athile ayevela ku-Adv Jiba noLephinka ayethinta uphenyo lwezokushushisa ayewadlulisela kumphathi weBosasa uMnuz Gavin Watson. |
Waveza ohlelweni olwalwethulwa wu-Anele Mdoda, iReal Talk kuSABC3, ukuthi kunabathile kule ndima abamhlukumeze ngokocansi. |
Waveza ukuthi abahleli bomcimbi babemtshele ukuthi kuyashisa kuleliya lizwe kodwa ngesikhathi efika amakhaza ayeqhaqhazelisa amazinyo. |
Waveza ukuthi akakaze alale nomuntu wesifazane, uzigcinele umshado. |
Waveza ukuthi akwamukelekile ukuthi ezweni labantu abamnyama kugcwale izinto ezisabakhumbuza ngezikhathi zobandlululo emphakathini. |
Waveza ukuthi i-albhamu yakhe ethi Strings And Bling yenza kahle kakhulu njengoba abantu bayithenga ubuphathuphathu ezindaweni ezehlukene. |
Waveza ukuthi konke lokhu bekungamanga njengoba kukhona umngani wakhe oseduze naye osabalalise lezi zindaba ezingekho. |
Waveza ukuthi kuzosala uGrade 4, 5, 8 no-9 bona okuhlelwa ukuthi babuyele esikoleni ngo-Agasti 3. |
Waveza ukuthi kwaba buhlungu ukushiya kwakhe kulo msakazo waze wagcina esewumlutha wotshwala ngenxa yengcindezi. |
Waveza ukuthi naye akasazi isizathu esidala ukuthi ithathe isikhathi eside ukufika kuye kodwa wathi bayaxhumana nabakwaBET abalokhu bemtshela ukuthi iyeza. |
Waveza ukuthi uthathe isithombe njengendlela yokuhlonipha. |
Waveza ukuthi waba nengxoxo noBaleka Mbete, wamtshela ukuthi udinga ukubuyela esikoleni, njengoba babemthathile esikhungweni ayezofunda kuso kodwa wathi imali akanayo, wacela usizo. Wathi ngempela uMam’ Baleka wakhuluma nomnyango wezamaCiko, wayithola imali. |
Waveza ukuthi wasizwa yindodana yowayenguMengameli wezwe, uMnuz Jacob Zuma, uMnuz Duduzane Zuma ukuya eRussia. |
Wavula icala kodwa emuva kosuku ummangalelwa wafika nabangani bakhe bamphoqa ukuthi alesule. |
Wavulelwa icala lokukhwabanisa yi-Organisation Undoing Tax Abuse (Outa), ngo-Agasti 2017. |
Wavulelwa icala lokuphazamisa ukusebenza komthetho ngoMeyi walo nyaka kodwa wagcina ngokuyiswa KwaZulu-Natal ngendlela engaqondakali ngaphambi kokuthi aboshwe noma aphenywe. |
Wavuma kwenziwe inkohlakalo phambi kwakhe, kwenzekani? |
“Wavuma uBayede. Nebala yaba ngcono indlovukazi. Ubebuye abe ngcono kepha abuye agule. Nakuba besimbona ukuthi akaphilile kepha besinethemba lokuthi uzokuba ngcono.” |
wavuma ukuthi sayithola imali kwiVBS. Yena benoFloyd (Shivambu) banohlelo lokunyusa imali uma inhlangano idinga izinsiza ezithile. Ufike usonkontileka abize imali yakhe nabo bafake eyabo abazozidlela yona,” kusho uRawula esitatimendeni. |
Wawina isicoco seligi kabili, iNedbank Cup neMTN 8. Ngesikhathi exoxa ne-Independent Media, uKhuzwayo uthe usengagxumela noma yiliphi ithuba eliqhamukayo. |
“Wawubiza umhlangano kodwa wangawenza umbiko wemali kwi-Icasa nasemphakathini. NgoNovemba 9, 2019 kwakhethwa amalungu amasha ebhodi athola ukuthi kunomkhonyovu obuwenziwa. NgoMashi 25 kulo nyaka kwakhishwa ngevoti ubuholi obudala bukaZondi noMtshali. |
Wawufuna kuqinisekiswe amakheli ezindawo ezimbili eSandton eGoli, naseMatatiele lapho kuhlala khona uTsautse. Amaphoyisa ayesaqinisekise amakheli ezindawo ezimbili zemizi kaTsautse KwaZulu-Natal. |
Wawufuna nolwazi ngamabhizinisi akhe nempahla anayo futhi sasingakatholakali isibhamu esasetshenziswa kubulawa bese kuvikelwa ofakazi. |
Wawuqala lowo mdlalo u-Iniesta kodwa wayelokhu elandele izithunzi zika-Andile Jali noKamohelo Mokotjo, okunguye owakhipha nephasi yegoli elabaselwa nguBernard Parker enethini ngesiwombe sesibili. |
Wawuthola ngoJuni 2018 umsebenzi wokuba ngunogada ngokugcwele. Lokhu kumsize nokukhokhela izifundo. Uthe bekungelula njengoba ebencelisa amawele, abuye emsebenzini afunde. Kwesinye isikhathi ubelala amahora amabili, avukele emsebenzini ekade ebhekene nezincwadi. Ubonge unina nomkakhe ngokumeseka lapho abanye bebona edlala ngesikhathi. Okumphathe kabi ukuthi usezame kaningi ezinkampanini zabameli ecela ukuqeqeshelwa umsebenzi. Ufunde usushintshile umthetho njengoba ekwazile ukuthweswa iziqu engaqeqeshelwanga umsebenzi. |
“Wawuvele uzwe ngempama nje, noma ngabe yisiphi isizathu anaso wayengishaya nje. Ngagcina ngingasakwazi nokufunda izindaba ngoba ngake ngashaywa ngiqeda ukuphuma emoyeni. Kwangiphazamisa emsebenzini wami, ngagcina sengiwushiyile ngaya kwenye indawo,” kusho uNksz Govender. |
Waxolisa kodwa asikwamukeli lokho ngoba uze wagwetshwa efihlile nokuthi isidumbu wasibamba nobani ngoba esikamama satholwa sifihlwe ngasethoyilethe ngaphandle kwendlu. Kuyimanje siyizintandane,” kusho uNkk Zuma. |
“Waxolisa kwi-email, waze wazoxolisa kumina kodwa ngangicasukile ngaze ngakhala. Usaziwayo owayekhona ngaleli langa ezindlini zokuqopha wabona. Indlela engangiphatheke kabi ngayo, angizange ngize emsebenzini ngosuku olulandelayo.” |
Waxolisa ngalezi zigameko kodwa kwanhlanga zimuka nomoya. Kugcine kungacaci kwaMetro FM ukuthi ngabe useyaxoshwa yini noma uqondiswa ubugwegwe naye ubelokhu ethi usebumnyameni akatshelwa lutho ngokumiswa kwakhe kulo msakazo. |
Waxolisa ngalo mbhalo ekuqaleni kwenyanga ethi walimaza igama leSABC noKhozi FM. |
Waxosha nothisha abangaphezulu kuka-300 ngamacala ahlukene athinta ucansi nabafundi, ukungaphathi kahle izimali namanye. |
Waxoshwa ebandleni eliKhatholika wase esesungula elakhe ibandla, iLutheran Church, ngo-Okthoba 1521 namuhla eselaziwa ngamaLuthela. Namuhla eGermany kunemigwaqo, izitaladi, izitolo nenyuvesi okuqanjwe ngoLuther. Siyambonga uLuther ngokuba nesibindi nokwembula izingqondo zabantu ukuba "bangabanjwa" ukuthi okushiwo umgcotshwa kuyikho. Bayadingeka kakhulu oLuther banamuhla. Ikakhulukazi emabandleni akithi. Ziningi kakhulu izimpisi ezevathe izikhumba zezimvu. Angigcine ngokubonga noMfundisi Mvelase obephethe inkonzo. |
Waxoshwa nakwiVasco Da Gama ngakho ukungaziphathi kahle. Kube esifanayo edlala kwiPlatinum Stars ngo-2016. |
Waxoshwa njengekhansela elimele leli qembu eMsunduzi, nakumasipala wesifunda uMgungundlovu. |
Waya ekudingisweni ngo-1961 ngesikhathi i-ANC ivalwa umlomo. Wabuya ezweni waqokelwa esigungwini esiphezulu se-ANC ngo-1991. Waba yilungu lePhalamende ngo-1994 waphinde waba nguSihlalo wekhokhasi ye-ANC ePhalamende. |
“Waya enkantolo wabe esebuya ngingekho ehamba nentombi yakhe ebinguthisha beyolanda omunye wabangani bakhe naye onentombi ewuthisha. Ngagcina ukukhuluma naye ngoMqgibelo engakabulawa ngimbuza ukuthi ukuphi njengoba engabuyi,” kusho uNksz Phungula. |
Waya eThekwini, wathi uhambisa ingane akazobakhona, ngathi uma ngibuza ukuthi uhlelile yini nomuntu ozombambela, wavele wavala ucingo.” |
Waya kosebenza efemini yokusansimbi ngeminyaka yama-80 lapho akhuphuka waze wagcina esengomunye wababumbi nabaholi benyunyana iMetal and Allied Workers Union, egcine isiyiNational Union of Metal Workers (NUMSA) . Ngesikhathi sodlame lwama-80, wayengena ephuma ejele eboshwa uhulumeni wengcindezelo, ngokuvukela umbuso wangaleso sikhathi. |
Waya kovota, waphuma wayozipholela nabangani bakhe endaweni yokucima ukoma.
Waya kovula icala emaphoyiseni, ladluliselwa ophikweni oluphenya amacala athinta ipolitiki eKZN.
“Waya kwiBarcelona kodwa abantu abaningi abazi ukuthi sasesiqede yonke into nayo. Izikhulu zeBarcelona zasiyalela ukuthi asibuyele eNingizimu Afrika, zizimisele ngokusayinisa uSiyanda futhi bazoqhubeka nezingxoxo neMamelodi Sundowns,” kusho uMitchell.
Wayamukelwe kulesi sibhedlela ngoJune 22 kulandela ukuthi ebe nezinkinga ezihambisana nokuphefumula kanzima.
“Waya okokuqala kudokotela, elokhu embiza emlapha kwaze kwaphela. Selokhu ethole usizo akukaze kubuye futhi naye useqalile ukuzama amatoho ngoba ubengasayi kubantu.
“Wayazi kahle ukuthi akwenzayo kuphambene nomthetho, wayazi futhi ukuthi uphazamisa indawo yesehlakalo,’’kusho iMantshi.
“Wayazi ukuthi kuzoshuthwa i-video kodwa engazi ukuthi kuzovela yonke le nto evelile futhi ucabanga ukuthi wumuntu amaziyo lo engivela naye. Sengizame kaningi ukuxoxa naye ukuze kulungiswe isimo. Okwamanje usahleli nodadewabo njengoba ephumile lapho esihlala khona,’’ kuchaza uNjoko.
Wayebekelwe ukuba azofakaza izolo kodwa abameli baGordhan bacele kuZondo ukuba ahlehlise njengoba ematasa nemisebenzi yeKhabhinethi.
Wayebhale ukuthi usebenzela inhlangano ebizwa nge-Anti-State Capture Death Squad Alliance ne-Anti-White Monopoly Capitalist Regime.
Wayebonakala esezinhlungwini ekhala njengoba wayeboshelwe phansi isikhathi esingaphezu kwamahora ayisishiyagalombili.
“Wayeboshelwe icala lokususa udlame emphakathini. Ngenkathi amukelwa ejele, kwenziwa yonke imigudu efanele yokwamukelwa kweziboshwa, kwatholakala nokuthi uzithwele,” kusho uMdluli.
Wayebuya esikoleni washayiswa yimoto eyabaleka. Kuze kube yimanje asiyazi yashonaphi. Walimala ekhanda nokwenza ukuthi izinto eziningi azikhohlwe. Kwamanje uyakhohlwa ngisho ukubhala igama lakhe ngakho akasafundi. Wanqunywa nomlenze walimala nasezingalweni," kusho uNksz Madlala. |
Wayedla uqo mina ngingaphuzi tshwala. Namanje usadakwa ngike ngabizwa ingane seyishile ngayobika nakosonhlalakahle. Konke lokhu ukwenza ngenhloso yokudicilela igama lami phansi, kodwa ngiyajabula ngoba usengifake enkantolo sengizokwazi ukuzikhulumela, kusho inyanga. |
Wayefika ngokuvakasha. NasoYengweni kubo kagogo wakhe umntwana uMningi kaJobe, wayevakasha. |
WAYEFISA ukuba wunjiniyela uthishanhloko ochonywe uphaphe lwegwalagwala ngokuba wuthishanhloko obadlula bonke ngokuphatha isikole samabanga aphezulu KwaZulu-Natal. |
Wayefuna nokuhlonishwa ngeziqu zobudokotela. Saqala sabhala izicelo zokuthi ahlonishwe. Wathi uma kungesiyona i-Unisa ufuna kube yiWits noma i-UCT (Nyuvesi yaseKapa) ngenhlanhla i-Unisa yaphendula. Ngigcina ukumbona wayethweswa lezo ziqu kunomuzwa wenjabulo. Ngisele naleso sithombe. |
Wayefuna ukumenza undunankulu waKwaZulu-Natal, ngebhadi akangaphumelela okhethweni. Kwakuzokuba ngokokuqala iKwaZulu-Natal, iba nondunankulu wesifazane. |
Subsets and Splits
No saved queries yet
Save your SQL queries to embed, download, and access them later. Queries will appear here once saved.