input
stringlengths
1
130k
wase-Afrika nowaseChina uzokhula eminyakeni ezayo bese owase-Europe naseMiddle East wehle ngoba abantu bazobe bengasakudingi okukhiqizwa kulawaya mazwe.
Wasebenza ezindaweni zokudla enguweta unyaka ngaphambi kokubuyela enyuvesi wenza iDegree kwiBiological Sciences, wabuye wenza iBiotechnology neBiochemistry ayiphothule ngo-2014.
Wasebenza unyaka owodwa ngaphambi kokuhlangana noMdu Ngcobo, ophethe inkampani iTouch Africa Records, owamuzwa ecula emcimbini Ugu Jazz Festival wabe esemsayinisa.
Wasebenzisa imali abeyonga ukusungula ibhizinisi lokudayisa izikhwama zabesifazane.
Wa se boye hae ke ya idibala
“Washa kakhulu engasabonakali, yize ngazi ukuthi wuyena yedwa owayesendlini nezimpahla eyeziggokile zibonakala, bekumele kwenziwe ulibofuzo. Ngishaqekile ukuthola ukuthi ukuqala ukuhlolwa kolibofuzo lwakhe kuze kwahanjiswa ngoJanuwari nonyaka. Angazi ukuthi sonke lesi sikhathi bekulindweni,” kusho uNksz Gwala.
Washaya igoli emdlalweni wamanqamu abagcne beshaywe kuwona yiSpain.
Washaya into ecokeme iBafana ibhekene neLibya eTunisia emdlalweni wokugcina wokuhlungela i-Afcon eyawunqoba ngo 2-1.
“Washaya ucingo wathi asihlangane eZangomeni, ngathatha imoto ngayomlinda khona wafike wathi ngoba angikwazi esikoleni asisale sesihamba ngoba naye uyoshiya izimpahla zakhona. Wafika wangivulela wonke amakilasi ehamba engikhombisa, sithe sesiqedile wavula elinye igumbi waqala wangiphulula,” kusho lo wesifazane.
“Washayelwa ucingo amaphoyisa embuza ukuthi ukuphi, wathi usekhaya. Afikile amaphoyisa ezomsayinisa incwadi yokuthi aboshwe. Wenqaba ukuyisayina, waphuma wayozivalela kwenye indlu. Amaphoyisa angene ngenkani kuleyo ndlu, amshaya maqede ambopha,” kuchaza ilungu lomndeni.
“Washaywa ngesithende ngakho ufuna ukuziphindiselela. Abantu bangawasusi amehlo abo kulo mdlalo ngoba uMoses usazoshubisa,” kusho uSeputla.
Washiya izithameli zisahalela impinda kwi-5th Uhuru Fringe Festival eWushwini Pan African Art Festival, kwaNgcolosi.
Washiya kuleli qembu ngemuva kokungaboni ngasolinye nabanye babaholi balo nabo abagcina beshiyile kulandela ukuhamba kwakhe.
Washiya kwi-East Coast Radio enqobe izindondo ezimbili kumaRadio Awards ngohlelo lwantambama oluhamba phambili ezweni.
Washiyango-2015 ngemuva kokuthi inkontileka yakhe ingavuselelwanga, ungqongqoshe owayephethe ngaleso sikhathi kulo mnyango nguNtombikayise Sibhidla-Saphetha.
Washiya phansi lo mdlalo ngoJulayi 2016 eseyolingisa indawo ka-Amo Maake kwiThe Queen yakuMzansi Magic.
Washo futhi ukuthi kulo nyaka bazokwenza umshado wesintu.
‘Washo inkomo yangempela, phela loyo uwu-freeway, kudluleka kalula kuyena”.
Washonela esibhedlela iKing Edward VIII ekhala ngokuphelelwa umoya nezinhlungu esifubeni.
WASHONELWA wunkosikazi waganwa yiComrades Marathon umsubathi waKwaMashu, uKhethani Bhengu, ongomunye wabagijimi abangu-21 625 abangenele umjaho ka-2019 osuka eDurban City Hall, eThekwini, kusasa ngo-5.30 ekuseni.
“Wasifonela njengabangani bakhe wasitshela ukuthi usethole isoka laseMlalazi. Samjabulela kanti lizomvakashela kuthangi washo futhi uma selifikile kubo. Uthumelele omunye umngani wethu isithombe salo mlisa washo ukuthi noma yini ezomvelela kubuzwe yena. Kuyaba umakhelwane usebona kusha endlini ebusuku,” kusho umngani. Eqhuba uthe yingaleso sikhathi omakhelwane baphuthume bamkhipha endlini bamthola elimele.
“Wasitshela ngezinkinga esizibonayo, nokuthi abaholi bayo bayafunda. Umuntu usitshela ngento naye abhekene nayo.”
Wasitshela ukuthi kumele sikhohlwe sidlule emdlalweni weCeltic, sibheke olandelayo neChiefs. Wasicacisela kahle ukuthi asikaphumi nhlobo engozini, ngakho kumele siqhubeke nokuqoqa amaphuzu. Engingakusho nje ukuthi yize sesikhohliwe umdlalo weCeltic, kodwa kwakubalulekile ukuthi sithole amaphuzu aphelele kuloya mdlalo, ngoba ukuzethemba kuphezulu. Noma siziqeqesha, indlela abafowethu abaphusha ngayo iyabonakalisa ukuthi ukuzethemba kubuyile, kusho uTlolane obelekisile kwiTeam Of Choice njengoba engumdlali we-Orlando Pirates.
Wasola ukuthi kwakuwuyena. Kamuva umnakashele kuFacebook nakuTwitter kanti unama-akhawunti ayinqwaba angombombayi nokwenza kube nzima ukwazi ukuthi ungubani ngempela.
Wasola uTaibu ngokumlutha ngesalamuzi ukuze asule emsebenzini wobuthishela bese ethatha yonke imali yakhe yempesheni eyinika yena.
Wasuka ekubeni ngesinye sezilomo esigabeni samaqoqo - washaya amagoli amabili aqeda ngeTunisia neZimbabwe - waphelelwa amaqhinga sebebhekene neCameroon, eyagcina ingompetha.
Wasungulwa ngenhloso yokuthi abantu bathole ithuba lokuvivinya amava abo okushayela ama-4x4. Ngesikhathi kwethulwa iVW Amarok eNingizimu Afrika ngo-2010, ibe ngabaxhasi bayo kwase kusetshenziswa yona.
WATCH: Duduzane Zuma visited his ailing father, former president Jacob Zuma. in Durban North on Wednesday. Video: Supplied pic.twitter.com/UoYVUtXLqQ
Watch: Responding to questions at the media briefing to discuss our response to the Coronavirus pandemic. pic.twitter.com/81ouSCULpR
Watch the rest of the encounter on SS4 &
“Wateta ingane isishonile. Kayiphumelelanga imizamo yokuxhumana nomndeni wakhe. Ngosuku olulandelayo, watholakala umndeni owakhombisa ukuthi ngeke ukwazi ukuzingcwabela ingane kwabe sekuqalwa uhlelo lokuthi ingcwatshwe uhulumeni,” kusho uMdluli.
Wathatha imali wabaleka endaweni yesigameko. NgokoMbuso uNgobeni ubedlwengula ephindelela kusukela ngo-2012 kwuya ku-2017, egqekeza emzini yabantu adlwengule izingane nabesifazane. UNgobeni uthe waboshwa elele nezingane nonkosikazi wakhe omdala. Uthe amaphoyisa afika emzini wakhe ehamba nonkosikazi wakhe omncane.
Wathatha izingane zakhe wayoqasha nazo eBhambayi. Ngisafika kwakunzima ngoba isiZulu ngangingasazi.
“Wathathwa yimoto ngesikhathi eya eSpar kodwa angazi ukuthi yayishayelwa ngubani,” kuchaza yena.
“Wathembisa ukusigwilikisa nathi kodwa manje useyabaleka, usethi asikaze sahlangana noma wangithembisa okuthize yize kunezinkulumo zethu ezibhalwe phansi ebesiphendulana kuzo, enginazo lapha."
Wathenga ipulazi nemizi emibili kanti unamabhizinisi nokumenza
Wathi abameli bakhe bafuna R1 million ukuze basingathe umsebenzi wokuvela kwakhe. Uthe uzoya noma kunjalo ngoba ufuna ukuyocacisa phakathi kwamanga neqiniso. UGigaba ubhekene nezinsolo zokusebenzisana nomdeni wakwaGupta kwenziwa inkohlakalo. Kuke kwavela nezinsolo ezithi wayelanda izishaqane zemali ngamasaka kwaGupta, athenge amasudi kanokusho, adle nezibiliboco kube njeya.
Wathi abantu sebengakwazi ukuzikhethela indawo, usuku nesikhathi abafuna ukugonywa ngaso ngokuzibekisela. Nakuba kunjalo kodwa ugcizelele ukuthi okwamanje, abantu abakavunyelwa ukuba bazikhethele ukuthi bafuna ukugonywa ngeJ&J noma ngePfizer.
Wathi abasebenzi babo ezindaweni eziningi, abazange bawuzwe kahle umyalelo ngendlela abatshelwa ngayo ukuthi basize umphakathi.
Wathi akagcinile kodwa usazokwengeza ngabanye ababili ukuze agcine enesithembu samakhosikazi ayisikhombisa, ngokomyalelo kaNkulunkulu.
Wathi akahlaseli uMvikeli woMphakathi siqu sakhe noma ihhovisi lakhe kodwa umthetho uyamvumela ukuthi aye enkantolo uma kukhona izinto angahambisani nazo embikweni.
Wathi akanankinga nale nto esiyenzayo singaqhubeka nayo kodwa asishintshe igama. Sagcina sizibiza ngoNgilokothe.
Wathi akaphephile futhi angabulawa noma inini ngoba abahlaseli bakhe bamsabisa ngokuthi bazobuya bezoqedela umsebenzi abawuqala. “Asazi ukuthi nathi sizohlaselwa yini? Bekubikelwa amaphoyisa kodwa awazange amsize umufi njengoba kugcine kunjena,” kusho isihlobo.
Wathi akube nenkulumo-mpikiswano ngaphambi kokuba amakholwa akhokhe. Wabizelwa ekomkhulu lebandla eRome eyoshushiswa ngoba kucaca ukuthi kwase kunenhlansi yokungahambisani neRome eGermany, ngemuva komqingo ayewubhalile. Wacelwa ukuba awuhoxise lowo mbhalo, wenqaba.
Wathi alukho uphenyo umasipala ozolenza ngale video kuze kube kukhona onobufakazi obubambekayo ngokuthi kwenzekeni bese bephenya benokubambekayo ngalezi zinsolo.
“Wathi angithinte abesikhwama esengamele imali yezingane zikaSenzo, iGuardian Fund. Ngaya ehhovisi eliseThekwini bangikhomba eMgungundlovu, lapho bathi akukho lutho angithinte ihhovisi elisePitoli. Ngathinta ummeli osingethe udaba lwale mali yomshwalense uRaymond Hack wanginikeza inombolo kaTumelo osebenzisa noMaster osingethe lesi sikhwama. UTumelo wangishonisa le nale ngaze ngamyeka,” kusho uMeyiwa.
“Wathi angotshela yena ukuze angeluleke ngendlela efanele ngoba ungusomabhizinisi,” kusho uNkk Zuma.
“Wathi asihambe naye uyosigeza isinyama. Asisolanga lutho ngoba ekhaya bese bemjwayele,” kuchaza umfanyana walapho lesi sangoma esafikela khona.
Wathi asikavalwa isibhedlela, kepha inqubomgomo yomnyango wukubheka izindlela zokonga imali nezinsiza zawo ngoba ziyashoda.
“Wathi asimnikeze ikhefu ngoba kukhona asafuna ukukulungisa okuqondene naye.” Ebuzwa ukuthi uzobuya nini uNosipho, uXulu uthe ekuqaleni kukaJanuwari. Ethintwa uNosipho wenqabile ukuphawula, wathi nje “angisenankinga. sengicela ukuhamba,” kuphetha. Nayizolo uNosipho ubengekho emoyeni futhi isikhala sakhe besivalwe nguzakwabo, uMC Pholobas.
Wathi ayiqale ingene endlini imbekele amanzi etiye. Ngaleso sikhathi kwabe kunamadodana akhe amabili emnyango nawo wawathuma esibayeni ukuthi ayofutha inkomo.
Wathi babenza sengathi bamphethe futhi begxambukela emsebenzini wakhe omunye wabo waze wathatha umqulu owawunolwazi olubucayi, wawukhombisa abanye abantu. Kuthiwa omunye owanikezwa umqulu nguMnuz
Wathi bakhathazekile ngokuthi uma bengavumela la makhansela ukuba abaphathe, ngeke bazithole ngendlela izidingo.
Wathi balahlekelwa yisikhathi sokufunda futhi bayakhohlwa abebekufunda uma bebuya emuva kwesonto bezofunda.
“Wathi basezingxoxweni nezikhulu zakwiMetro ezithembise ukumfaka ohlwini lwabasakazi uma sekwenziwa izinguquko ngo-Ephreli,” kusho umthombo.
Wathi emva kokubonisana nekomiti longoti bezempilo elelukeka ngeCorona, ikomiti elihlanganisa ongqongqoshe, amaqembu epolitiki, ondunankulu, izimeya, abamabandla, abaholi bendabuko, bathathe isinqumo sokuthi elakuleli balehlisele esigabeni sesibili somvalelandlini.
“Wathi esanda kuphuma, kwaphuma abazukulu bakhe bamlandela bethi bayombiza ngoba liyana. Abazange bafike kuye bagugulwa ngamanzi anamandla aqhamuka bengalindele edudula imoto yakwamakhelwane, adlula nabo.
Wathi esehambile wathumelela lo wesilisa i-ewallet ukumbonga ngobuntu bakhe.
“Wathi esela ko-15 kuya ku-16 ngase ngimtshelekisa kwiPJ Stars (eyayidlala kwiFirst Division), wabuya kithina esengumdlali ovuthiwe.
Wathi futhi akekho owalimala kubagilwa ngesikhathi behlukunyezwa. Ngaphezu kwalokho wazivumela yena ukuthi amacala uwenzile.
“Wathi, ‘Hhayi phela kungcono khona lokhu’, ngamtshela ukuthi nami yiyona ndlela engiyibuke ngayo-ke lento ukuze ngiqale ngithole ukuthobeka enhliziyweni. Lokhu akusho ukuthi sekuphelile ngami empilweni. Ziningi ezinye izindlela esisangazizama ukubeka ngazo ukudla etafuleni. Lokhu okwenzekile kusho ukuthi lukhulu uNkulunkulu angibekele lona empilweni,” kusho uKhuzwayo.
Wathi ibhola lishaye esandleni sikaThapelo Xoki kanti lishaye esifubeni.
Wathi inkampani yabo yafaka amaCCTV emzini kaSmith oseRoodepoort angabiza uR200 000. Kuthiwa inkampani yakhe yakhokhelwa uR670 000 yiBosasa ngo-2015 no-2016.
Wathi iphunga lisuke lingaqhamuki nje emlonyeni uqobo, kodwa umsuka walo usuke ujulile ngoba ligcina liphuma nangeziqu zoboya okwenza umuntu agcine eyiphunga uqobo.
Wathi isifo sezinso samqala ngo-Agasti ngo2019 kodwa elokhu ehamba naso. UZondeni, odabuka eBathenjini, eMsinga, ubengomunye wezinkakha emculweni kamaskandi njengoba aqala kuwo ngeminyaka yo-1990, esebenza noMahawukela Mseleku, Nganeziyamfisa Ntuli, Mgqumeni Khumalo noMuhle Khuzwayo abangasekho emhlabeni, eqenjini Amatshitshi Amhlophe.
Wathi iZimbabwe iyasidlula ngemfundo. Ngiyavumelana naye kulokho kodwa akusho ukuthi sekufanele sizisole ngokugxeka ubuholi kukaMugabe. Wathi noma umnotho waseZimbabwe ungemuhle kodwa awukaze ube sesimeni esifana nesaseGreece. Ubuzobheda kanjani umnotho waseZimbabwe mfo kaMtaka ngoba abantu bakhona babaleka bexoshwa yindlala kwangasala muntu owayezoba senkingeni. Iphutha engisola ukuthi uyalenza uMtaka ukuthi uma ecwaninga ngeZimbabwe akalwenzi ucwaningo lwakhe emazingeni aphansi ngokwempilo. UMtaka kunezinto engisola sengathi ubuye ahluleke ukuzikhuluma njengomhlaziyi ubuye azikhulume ngokomuzwa wakhe. Iqiniso lithi uMugabe ushiye abantu baseZim bewumthwalo wamazwe ase-Afrika. Imfundo abanayo ayibasizi ngalutho ngoba abanamali yokuthuthukisa izwe. Uyavuma noMtaka ukuthi abantu bafundile kodwa bafika eNingizimu Afrika benze noma yini ukuze baphile.
Wathi izingane ezineminyaka ephakathi kuka-12 no-17 zizogonywa ngohlelo lwe-Electronic Vaccination Data System (EVDS) futhi zingaya kunoma yisiphi isibhedlela esizimele noma sikahulumeni esiseduze nazo. Ngokusho kukangqongqoshe uhlelo lufike ngesikhathi esihle lapho izikole seziqala ukubhala izivivinyo zokuphela konyaka kanti ezinye seziphothula izifundo zonyaka, sezilungiselela ezonyaka ozayo.
Wathi izitolo ezidayisa impahla yokwakha nazo zizoluthola uxhaso kodwa zona azikazukufaka izicelo okwamanje.
“Wathi kimi umbulele umufi ngemuva kokuthi ngimbuze ukuthi kwenzakeni. Emva kwalokho wenza konke engamtshela khona ngase ngambopha, ngamfaka evenini yamaphoyisa,” kusho uSgt Nzimande.
Wathi kimi: ‘uyilungisela nini indawo oyilingisayo futhi kanjani? Angikaze ngimphendule kodwa wuyena futhi owanginika impendulo wathi wena ubuhlala uzilungiselela impilo yakhe yonke kuze kube manje.
Wathi kodwa le nto seyenziwa ihaba nje kanti izolunga maduzane. Unxuse umkakhe ukuba ahlale ngentombi ngoba sekuzokhanya. Ebuzwa uNdlovu ukuthi wenza kanjani ukuthi aphile ngaphandle kocansi, uthi akasiyena umuntu oyisigqila socansi.
Wathi kodwa uyayidlulisa imibiko emkhandlwini ngoba uyazibheka izinselelo zomphakathi.
Wathi konke lokhu akwenzayo ngamanga njengoba efake isipontshi.
Wathi kucacile ukuthi ukudayiswa kotshwala kunemithelela emibi enqanda noma ephazamisa imizamo yokulwa naleli gciwane ikakhulukazi ezibhedlela.
Wathi kumele kusungulwe amathuba omsebenzi ukuze abakuleli basize usimame.
Wathi kunobufakazi obukhomba ukuthi ukudayiswa kukatshwala kunomthelela ongemuhle empini yecoronavirus,
“Wathi kunomakhelwane omthumelele i-screenshot somyalezo awuthunyelelwa ubhuti wami emshela kuFacebook. Ngathi akehlise umoya, umkhuba wamadoda vele ukushela. Ngaze ngamenzela isibonelo sokuthi indoda iyakwazi ngisho ukushela udadewenu,” kusho uNksz Pongoma.
Wathi kuzokhathaza uma kuwukuthi uMengameli Cyril Ramaphosa wayelwazi lolu daba ngoba lokhu kusho ukuthi akayibhekelele i-ANC kodwa ubhekelele okunye.
“Wathi kuZo kungani emjwayela kabi. UZo wayelokhu embuza ukuthi wenzeni kodwa amanye amagama angisawakhumbuli kahle.”
Wathi labo abangenazo bangasebenzisa noma yini evala umlomo namakhala.
Wathi leli komiti libekelwe ukubheka izinto ezithinta lokhu, ukuqinisekisa ukuthi kunesibalo esifanele sabesifazane noma ukuqinisekisa ukuthi nezinye izinhlanga ziyavela kuhulumeni.
Wathi le ndaba yokuthi akamaki uMlambo akayizwa kahle ngoba bakhona abadlali abaphezulu kuleli, okukhona kubona uDoctor Khumalo ababengamaki kodwa babegila izimanga kwiBafana Bafana.
Wathi le video iqukethe lo wesifazane edakiwe, umyeni wakhe ezitika ngesinene nomrepha odumile.
wathi lokhu uMntwana ayezibophezele ngakho ngosuku lomngcwabo kaSibuyiselo namanje usamile ngakho ukuba awusize umndeni.
Wathi lo mlisa akagcinanga lapho kodwa wabuye wancoma izinyawo zakhe, ethi uma ezibona zimenza angene egiyeni locansi.
Wathi lo wesilisa akazange amthathe ngenkani, akadlwengulwanga futhi.
Wathi ngeke bakwazi ukuvala eminye yemihlomulo amalungu ePhalamende ayitholayo ngoba adonsa kanzima.
Wathi ngendlela onompempe abashaya ngayo udaka inomthelela ekutheni inqwaba yemidlalo iphele ngokulingana.
Wathi ngenxa yalokho ngeke akwazi ukukhuluma nabezindaba.
Wathi ngesikhathi ecula kwakuvele sekumqalile ukugula ngenxa yamakhaza.
“Wathi ngidliswe ushevu futhi wayediniwe ukuthi le nto yenzekile. Waxoxa udaba, wathi ngesikhathi elele esibhedlela engasakwazi ukunyakazisa umzimba wakhe, kwafika abantu bezombona. Wathi babekhuluma ngezinhlelo zabo uma eseshonile. Wathi uma nje ephuma, uzobabheka aze abathole labo bantu,bese beyajeza ngabakwenzile,” kusho uDuduzane.
Wathi ngifunani ngoba nginaye ubaba lo esihlala naye futhi angikaze ngilale ngingadlile.
Wathi nguR5.9 billion we-UIF ejwayelekile osukhokhelwe abasebenzi abahlukene.
Wathi noma behlukane kukuhle noma kukubi ubafisela impumelelo yodwa nokuthi bayithole le nto abayifunayo.
Wathi okwamanje isikhwama sizobhekela kakhulu ukusungula amaqhinga okusiza inkampani ekhiqiza ugesi kuleli i-Eskom, ngokuthi ingawasebenzisa kanjani amalahle aseke asebenza.
Wathi ubesephumile nasegunjini labagula kakhulu esekwelejwayelekile, bese benethemba lokuthi uzophila.
Wathi ucwaningo luveze ukuthi izitshudeni ezingu-53% zazikholelwa ekutheni ngeke zisuleleke ngegciwane kanti u-15% wawusaba ukuthi ungasuleleka.
Wathi u-Edward bamvulele icala ngenxa yezinkulumo azenza ngaphambi kokuthi kuboshwe uZuma, lapho ayefunga egomela ukuthi uyoboshwa efile.
Wathi ukube wayazi ukuthi yini elungele izingane zakhe wayengeke abulale uyise. Ijaji uNolwazi Boqwana, uvumelene nomshushisi, wabe esebagweba.
Wathi ukudla kuthe ukwehla ngoDisemba kancane kodwa sekubuye kwanyuka manje ikakhulukazi lokho okudliwa njalo. Impuphu uthe inyuke ngo-15%, ilayisi ngo-3%, uflawa ngo-3%, ushukela omhlophe ngo-5%, ubhontshisi ngo-33%, amafutha ngo-4%, istambu ngo-7%, amazambane ngo-4%, u-anyanisi ngo-4% bese kuthi isinkwa esimhlophe nesinsundu nazo sinyuke ngo-4%.