input
stringlengths
1
130k
“Wagcina ungaphelile umsebenzi ngokwazi kwami. Kwasala ukuthi uThabo alungise amaphutha emagameni abalingisi kodwa kwangabe kusenzeka lokho. Iphutha laba kuye (umlingisi) ngokuthi angazihluphi ngokulungisa amaphutha,” kuphetha uThwala.
Wagcinwa ngumndeni wakhe eya emsebenzini. Kuthiwa akafikanga emsebenzini.
Wagcizelela ukuthi kungavunyelwa muntu ongasigqokile isifonyo, ongabekisanga nongenayo i-reference number.
Wagcizelela ukuthi yize inkulumo yakhe ingehlanga kahle kuGordhan kodwa akuyona inkulumo enenzondo.
Wagcotshelwa ukuba uMphristi egcotshwa nguMbhishobhi Paul Themba Mngoma ngomhla ka-14 Febhuwari eHimmelberg Mission.
Wagcotshwa waba nguMdikoni egcotshwa nguMbhishobhi Mansuet Biyase ngomhla ka-31 Meyi 1986 eCedara.
Wagcotshwa waba nguMdikoni waphinda wagcotshwa waba nguMphristi ngesikhathi esakwiDayosisi yaseZululand. Uke waba ngu-Associate Dean waseMgungundlovu. Uke waba nguCanon Missioner kwiDayosisi yakhona eNatal.
“Wagwazwa amanxeba amathathu esiswini ebanjwa inkunzi khona eNanda waphucwa iselula, amateki nejakhethi,’’ kusho uNkk Lepheana.
Wagwetshelwa ekhaya iminyaka emibili, walengiselwa emithathu kanti uboshwa nje isigwebo sakhe ubesesiqedile. Umshushisi kuleli cala, uMnuz Yurin Gangal, uveze ukuthi ukulahlwa kwakhe ngamacala esikhathini esedlule, kungezinye zezimbangela ezenza ukuthi uMbuso usiphikise isicelo sakhe.
Wagwetshwa iminyaka emibili ezingazihlanganisi nombhoxo ngemuva kokuba lingahlelelwanga icala ngoba banqamula inkontileka neToulouse.
Wagxeka ukucekelwa phansi kwengqalasizinda athe kukhinyabeze abamabhizinisi nezinhlelo zentuthuko kahululumeni.
Wagxekwa kakhulu uMokwena ngemuva kokuthi esho wangananaza esidlangalaleni ukuthi “Kusuka kuhambe uSteve Komphela akukho mqeqeshi ebhentshini leChiefs”.
“Wagxumela kwi-swimming pool wahluleka ukubhukuda wagcina eminzile. Kwabizwa abatshuzi ukuzolekelela betakula isidumbu sakhe satholakala ekujuleni
“Wahamba ekhaya eyothenga iziqhumane zezingane, okuthe sengimshayela ucingo ngifuna ukumphathisa okunye ezitolo ngangamthola. Siphinde samzama ocingweni nangakusasa, ucingo lusavaliwe,” echaza.
“Wahamba ekhaya ngezithuba zabo-9 ekuseni ephethe usana eyolugoma emtholampilo oseduze.
“Wahamba ekuseni, akabange esabuya okuyinto engajwayelekile. Uwumuntu obenza izivande e-Adams njengoba ebesethathe umhlalaphansi,” kusho uNkk Mkhize.
“Wahamba ephethe iselula yami ayexhumana kuyona nothisha wakhe kuFacebook. Nabangani bakhe ahlangana nabo endleleni bathi wabatshela ukuthi ubizwe nguthisha. Ubejwayele vele ukuvakashela uthisha kodwa ubengahambi isikhathi eside. Besingakaze sisole lutho ngoba uthisha ngowesilisa osemncane,” kusho uThusi.
“Wahamba eya kudokotela ekhala ngokuthi unobuhlungu esifubeni. Ubevele engaphilile kodwa engaxinekile kakhulu. Udokotela abeye kuye useduze. Kuthe esanda kuphuma nje ekhaya wangabe esatholakala ocingweni.”
“Wahamba ngabo-2 emini endlini, ngizwe sengishayelwa ucingo kuthiwa ulimele, ugwaziwe. Ngavele ngathi abamphuthumise kadokotela nami ngase ngiya khona. Kwaphinde kwashaywa ucingo kuthiwa wopha kakhulu. Ngacela amaphoyisa ukuba amphuthumise kadokotela, njengoba wagwazelwa ngakhona esiteshini samaphoyisa esiseWorkshop.
“Wahamba ngoLwesihlanu waya emsebenzini engumuntu ozobuya wangabe esabuya. Bengingakaze ngisole lutho ukuthi bakhona abayizitha zakhe futhi kunzima ukuqagela imbangela yokubulawa kwakhe ngoba zonke izinto zakhe, kubalwa nemoto ebisenamasonto amabili eyithengile, ibiseduze kwesidumbu ngesikhathi etholwa,” kusho uNkk Mthethwa.
“Wahlabeka umxhwele yizwi lami, wathi ake sivakashele e-studio kukhona afuna ukukuzwa. Ngangiziculela ngithi kuyadlalwa kanti uzongiqopha angilalelise.”
Wahlala izinyanga ezintathu kuphela kulo msebenzi.
Wahlangana noNksz Munusamy kwelinye lamagaraji ngakwakhe.
Wahlaselwa eqeda ukuphuma edolobheni abasolwa ababehamba ngeVW Golf .
Wahloniswha nge-Order of Ikhamanga (Silver), owayengumengameli uMnuz Thabo Mbeki.
“Wahlonzwa njengoshonele endaweni yesehlakalo kwase kuvulwa icala lokubulala ngokungenhloso eliphenywa amaphoyisa asesiteshini saseWentworth,” kusho uCol Mbele.
Wahluleka ukuzibamba uRihanna ezwa ingoma yami, wathi ucela ukuthi sihlangane sisebenze ndawonye. Ngiyajabula kakhulu ukuthola leli thuba ngoba nami kuyangikhulisa nje,’’ kuchaza uMbuzeni
Wahluleka wukufaka iBafana kwiNdebe yoMhlaba ebiseRussia nyakenye.
Wajabulisa okwengane ibona amaswidi ngesikhathi eqashwa ngoba ukusebenza ngabantu uyakuthanda. Ngaphambi kokungena kulolu hlelo ubesebenzela iBomb Shelter Productions eke yenza iZone 14 neSibaya.
Wajika futhi wachoma ngokuthi vele ikhona intombi abethandana nayo, asezokwazi ukuthandana nayo ngokukhululeka.
- Wakale ukuthi ipeni kumele lihambe kuphi ukuze ungageji.
Wake wabumba iqembu nomculi kamaskandi ongasekho emhlabeni uMgqumeni, elalibizwa ngeZinsimbi kwaba elinye elalibizwa ngoMfiliseni noMpukane. UMpukane kwakungumdlali wesigingci kaMgqumeni. Naye akasekho emhlabeni. Elakamuva kube yiZingqongqo azibumbe noJaiva Zimnike. Usake walingisa kuZalo, wadlala indawo kaS’ fiso Gwala kwiSibaya. Phambilini waqopha waphinde waphrojusa umculo emidlalweni yeshashalazi okuyiSarafina, Township Fever, Magic at 4 AM neMaria Maria.
Wake wadlala emidlalweni yeshashalazi okubalwa neGathering of the beast lapho ayedlala khona indawo yokuba yinja yasendle nokwakumele nakanjani enzise okwayo. Uthe kwadingeka ukuthi ayoyiqeqeshelwa eKruger National Park le ndawo ukuze aqonde konke ngalesi silwane.
Wake wahlabana ngomklomelo weBest Concertina Player kuMantshontsho Kamaskandi Awards eminyakeni eyedlule. Noma ebesezungeze umhlaba wonke ngalo mculo, uSkhindi Sabesuthu uze wahamba emhlabeni engakaze wakuthola ukuhlonipheka okufanele endaweni adabuka kuyo. Umufi ushiye emhlabeni unkosikazi wakhe uMaNgcobo nezingane ezine. Kuze kwashaya isikhathi sokushicilela engakaphothulwa amalungiselelo omngcwabo.
“Wake wahlangana nami emzini wakhe kaningi nje.
“Wake wakuzwa kuphi ukuthi umuntu aziphenye yena? Abakhohlwe nje abantu ayikho into etheni ezovela la,’’ kusho uDube.
“Wake wakuzwaphi ukuthi umgadli aphuke kathathu ngesizini eyodwa njengoba kwenzekile kuTshegofatso (Mabasa)? Angazi zingaki izinyanga ezihlalwe uThembinkosi (Lorch) engadlali. Usanda kubuya manje uTerrence (Dzvukamanja) ekubeni uZakhele (Lepasa) ulokhu ahlala lokho ngenxa yakho ukulimala.
Wake wanandisa emicimbini eminingi eculela nowayengumengameli uMnuz Nelson Mandela owaze wamqamba wathi uyiFirst Lady of Song.
Wake waqeqesha ne-African Wanderers, Moroka Swallows, SuperSport kanti uzwakalise ukujabula ngokuya kweyase-Afrika kwawo womathathu amaqembu amakhulu kuleli.
Wake wasolwa ngokujola nesiqumama saseBrazil, okungamahlebezi awachitha. La mahlebezi abuye aqala phansi ngesikhathi esejwayelene kakhulu noSomizi, kangangoba kuze kwathiwa umshado kaSomizi noMohale Motaung sewuyabhidlika njengoba uSomizi esechitha isikhathi esiningi noVusi.
WAKE watatazelisa ngisho uNgqongqoshe wamaPhoyisa, uMnuz Bheki Cele, owe-EFF osanda kubulawa, uMnuz Thulani Shangase.
Wake wawabonaphi kodwa amaqembu athathwa njengamakhulu ezweni ephuphe kanje? Ngidabukela abalandeli beBucs ngoba bahlala besethembeni lokuthi kukhona abazokuthola ekubeni mina ngibona ukuthi akukho lutho esiyoluthola uma siseneqembu eliwumbhedo kanje.
“Wake wawuzwaphi umshado wesintu owenzelwa esigangeni? Umakoti wayeshadela kwabani futhi wathelwa ngenyongo yakwabani ngoba uMandla ngokosiko ungowakaGumede, uyise ngowakaMaphumulo. Yona ingane le ezelwe ibizwa ngasiphi isibongo?” kubuza uNksz Gumede.
“Wake wayibona iBayern Munich yaseGermany kuthiwa isele ngemidlalo kwiligi yabo? Ngeke lokho kwenzeke, kungabe kudalwa yini? Ngicabanga ukuthi ileso isisombululo kule nkinga yokusala ngemidlalo,” kusho uMosimane osezakhele igama ngokukhuluma osekufike emlonyeni wakhe.
Wake wayibonaphi iPirates enonozinti abayizehluleki njengalaba?
“Wake wezwa kuphi ukuthi umuntu wesifazane ugqoka ibheshu, chilo lini leli ukuthi umuntu usebudlelwaneni nobulili obufanayo, lokho akumshintshi ukuthi ungowesifazane,” kusho uSithole.
“Wake wezwaphi kuwona wonke amaligi amakhulu emhlabeni lapho uthola khona oyisikhulu esiphezulu seligi ewusihlalo weqembu aphinde abesesigungwini esilawulayo. Okunye okwaba yiphutha ukuvumela usihlalo weqembu abe usihlalo weligi. ”kubeka uTrikamjee.
Wake wezwa udokotela ethi phuza amaphilisi okulala ngaphambi kokuthi ungene emotweni uthathe uhambo olude? Phela i-IAAF kubukeka sengathi izama ukusho lokho kuCaster.
Wakhala ngokuthi kwakungamele anikwe abaqaphi beSAPS VIP Protection.
Wakhala ngokuthi uNkk Gumede uyahlukunyezwa ngoba nakhu engumuntu wesifazane.
Wakhalelwa ngamasongo kaSigonyela ngoNovemba 15 ngemuva kokuba kube namantombazane, akhonza ngaphansi kwebandla lakhe, aneminyaka ephakathi kuka-15 no-18, amvulela amacala emsola ngokuwadlwengula.
wakhe umdlwengulile,” kusho unina omncane womgilwa.
wakhe usengcupheni, kukhona abathile abafisa ukumketula.
“Wakhe, wakhe amathuba uphindelela kodwa uhluleke ukushaya igoli. Mhlawumbe uma ningathola ithuba lokubuza abadlali abebesenkundleni ukuthi kwenzekeni, ngiyacabanga yibo abangaba nempendulo engcono.”
Wakhiwe ngamaciko aseNingizimu Afrika o-Andre Prinsloo noRuhan Janse van Vuuren.
Wakhokha inhlawulo. Kuthiwa umsolwa ubejwayele ukulova, abuye abonakale eziphuzela utshwala emphakathini njengoba ehlala khona endaweni.
Wakhokhela inkabi uLakhiwe Mkhize uR2 600 ukuba abulale unina. Inkabi kuthiwa yafike yangenwa ngamanzi emadolweni, yangawenza umsebenzi ngoba izwela unina kamsolwa.
Wakhonjwa indlela ngo-2018 emuva kokusabalala kwe-video ephuza nabadlali ebhasini leqembu. Waxoshwa nowayengukaputeni u-Olaleng Shaku nonozinti u-Oscarine Masuluke. UMasuluke ubuyile eqenjini ngesizini edlule wazoxolisa kuMphahlele emuva kokuyibamba kwiGladAfrica Championship.
“Wakhula ngezikhathi lapho khona abantu besifazane besabukelwa phansi, bengavumelekile ukufunda kanye nokuba ngabaholi.
Wakhulela emijondolo yaseCapricorn Park, eduze kwaseCape Town, waqala umdlalo wokushova amabhayisikili eneminyaka engu-12.
Wakhuluma kanje enkulumeni yakhe yakamuva ayenza kwiSABC.
Wakhuluma neSolezwe emuva kwezinsolo ezishaqisayo ngaye ezavela kwiKhomishini kaZondo lapho kwakufakaza uMnuz Angelo Agrizzi.
Wakhuluma neSolezwe kulandela ukuvela kwezinsolo ezishaqisayo ngaye lapho kwakufakaza khona uMnuz Angelo Agrizzi owaveza ukuthi isikhulu sePopcru esibizwa ngoSbu (isibongo esingatholakalanga) sasiyingxenye yabantu ababegwazelwa ngoR1 million bese yena ecazela owayenguKhomishini wamajele uMnuz Khulekani Sithole noNxele. Le mali kuthiwa yagcina yehlisiwe yaba wuR700 000 ngenyanga.
“Wakhuluma wathi ngemuva kwezinyanga ezine uzoshiya. Kwagcina sekushintsha ingxoxo ngoba abantu babengalindele,” kusho umthombo.
WAKHUTHAZWA ukubukela kuninakhulu owesifazane osenesikhundla esikhulu kwaTransnet othe wamfundisa ukuthi akukho okungamehlula.
Wakhwela wadilika kuhulumeni wakuleli. "Ikuphi nje imali yokutakula amaciko? Kwahlomula bani? Amaciko abengasebenzi unyaka ka-2020 wonke. Abedlani? Namhlanje unesibindi sokungitshela ukuthi yimuphi umcimbi okufanele ngiwamukele, nokungamele. Angisoze. Sonke sifuna ukubeka isinkwa phezu kwetafula."
Waklonyeliswa ngeBest Lead Actress nakumaSaftas. Kusukela lapho akabange esabheka emuva njengoba esebuya kolingisa nakwiSingle Galz, A Place Called Home, Intersexions neDream World.
Wakubeka kwacaca ukuthi ngeke aze athandane noBrilliant ngoba kunezindaba zokuthi kukhona owesifazane amlobolayo ongunina wezingane zakhe.
Wakubeka kwacaca ukuthi wazikhethela ukuhlala noMaMzila yize amakhosi evamise ukuthatha isithembu. Wayemchaza njengomama oqotho ezinganeni zabo eziyisishiyagalombili nakubazukulu babo.
Wakucacisa ukuthi wayesegula kakhulu nangesikhathi esecula kuwo umcimbi ayebizwe kuwo.
Wakusho lokho emuva kokumenyezelwa kukaNtseki njengomqeqeshi omusha weBafana. Wakusho lokhu ngemuva kokudayisa amathikithi alinganiselwa ku-68 000 emcimbini wakhe iFill Up FNB Stadium ngoDisemba 2 ngonyaka odlule. Wakuveza nokho ukuthi akukho cwaningo lososayensi olusenziwe ngalokhu, abakwaziyo kuwulwazi lwasemandulo ngalesi sitshalo. Wakuveza nokuthi uyakholelwa ekusebenzisaneni nabanye abaculi nokumenza angakhohlwa lapho ephuma khona kwiqembu leJoyous Celebration kanjalo neSpirit of Praise esiholwa uPastor Benjamin Dube. Imbewu The Outpouring Chronicle seyinane DVD ayiqophile uZaza ekutholakala kuyo nezinye zezingoma zakhe ezithandwayo. Wakuveza ukuthi okwamanje kusagcwele nothisha abazoqala ngoMsombuluko sebefikile esibalweni ebesifuna. Ngacela ukuthi ngivolontiye ngoba ngiyathanda ukufundisa iMaths, iSocial Science nesiZulu. Wavuma wathi kulungile uzongazisa uma esengidinga,” kusho lo thisha. waku-ward 4, Dumisani Phungula waku-ward 23, Nkk Nontuthuko Ngcongo waku-ward 2 noMnuz Melcor Kho Dlamini oyiPR. “Wakwazi ukunqoba lezo zinselelo nokwamenza ukuthi abe ngowesifazane omnyama wokuqala ukuba athweswe iziqu enyuvesi. Wahola ezikhundleni ezahlukene.” waKwaZulu-Natal, uMnuz Sihle Zikalala, uxwayisa ngokufakwa kwepolitiki ekukhishweni kwezijumbana zokudla. “Walahla phansi ngempama umngani wakhe owayemi eduze kwemoto kwaqathaka phansi okhiye wabathatha wavula imoto wathatha isibhamu. Wadubula kabili phezulu wabuyela kuMbewana afike amdubula kabili esifubeni. Wasuka lapho wabuyela emotweni yakhe wayisusa ngesivinini ehamba esedubula umlibe abantu becasha bezivikela kukubi,” kusho uShange. Walahlekelwa yindodakazi yakhe, uNksz Nelisiwe Hlabisa, ngayo iCovid-19. Walahlwa yicala lokucekela phansi impahla okubalwa nokushisa iveni yamaphoyisa ngesikhathi salo mbhikisho owawuhambisana nodlame. Walahlwa yicala, wagwetshwa izinyanga eziyisithupha engalithinti ibhola. Nokho lesi sigwebo sehliswa ngemuva kokudlulisela icala kwiSafa, wamiswa imidlalo emine. Uma uMakola etholakala enecala nakulokhu, isigwebo singase singaguquleki kwazise uzobe etholakala enecala elifanayo. Walala izinyanga ezintathu esibhedlela, esegunjini labagula kakhulu. Washa entanyeni, engalweni, esihlathini nasemhlane. “Walaliswa esibhedlela ngenxa yawo lo mkhuhlane, odokotela bathi unesifuba somoya okuyinto abengenayo nakho lokho kwasimangaza kodwa sanganaka. Walandela ngomunye e-Orlando Stadium emumatha abantu abangu-40 000, nakuwona wayigcwalisa le nkundla. Wala waphetha uSemenya ukusebenzisa imijovo noma amaphilisi okwehlisa i-testosterone, wakhetha ukuluyisa enkantolo udaba kodwa yamchitha. Lokho kuholele ekutheni angakwazi ukuvikela isicoco sakhe kwi-800 kuma-Olympic, abeseTokyo nonyaka. Waldimar Pelser, KN Verslag in gesprek (kykNET) Wale waphetha ukudalula igama lengoduso yakhe kodwa leli phephandaba lihabule ukuthi ingoduso uNksz Sbahle Msomi waseMlaza kwa-E. Wale waphetha ukudalula igama lomdwebi wama-tattoo owenza lo msebenzi oncomekayo emkhipha njengoba enjalo uTira. Wale waphetha ukudalula isamba nokuthi ubehola malini ngaphansi kobuholi obudala Wale waphetha ukudalula ukuthi ugubha iminyaka emingaki wathi nje “umuntu uyakhula”. Wale waphetha ukuveza ukuthi owani umhlangano nokuthi ngabe uthinta ikusasa likaZondo yini kulo msakazo. WALE waphetha umqeqeshi weKaizer Chiefs u-Ernst “Mazinyo” Middendorp ukuyikhulumela eziko eyekusasa lakhe eqenjini ngemuva kwehlazo lokuhluleka ukunqoba isicoco seNedbank Cup ngoMgqibelo. “Walibeka ngebamba elokuthi ngeke ngisithole isikhundla sokuba uthishanhloko. Ubehlala engikhumbuza ukuthi ngiyibamba kuphela angiyena uthishanhloko. Ngisho sengimkhombisa incwadi yokuqashwa ngokugcwele kulesi sikhundla akajabulanga futhi wangangibongela,” echaza. WALILE ukubolekiswa kwiMaritzburg United uFagrie Lakay ongumdlali weSupersport United. Ngesizini edlule uLakay ubebolekise kwi-Ajax Cape Town, nalapho efike khona washaya into ecokeme wathola nejezi. Walile ukunaba mayelana nolwazi ayezolunikeza abaphenyi ngecala, wathi konke uzokuchaza uma sekuqale ukuqulwa kwalo. Walimala edlala kwiPakistan Super League ngenyanga edlule, engqimuzeka ngekhanda edolweni likazakwabo uMohammad Hasnain, bezama ukuvimba ibhola. Walimala embaleni nokumhlalise izinyanga engalithinti ibhola. “Walimala ephuma kohlasela eBlock R. Ngiyazi ngoba ngangikhona,” kusho ufakazi othi wayeyingxenye yokubulawa kwabantu ehostela. Walimala kanzima okwaholela ekutheni ahlale izinyanga ezimbalwa esesibhedlela ngaphambi kokukhishwa ukuthi ayolulamela ekhaya. Waliphika leli cala wathi indlela yokumsusa esikhundleni nokudicilela phansi isithunzi sakhe. WALIQALA ngoR1 200 nje vo, ibhizinisi lokukhiqiza izinto zokuhlanza nezokunukisa kahle kepha manje usevule inkampani entsha. WALIQOPHA inhliziyo ibuhlungu ibika lomdlalo wakuMzansi Magic, iLockdown, uNelisiwe Sibiya njengoba kwakusadlule izinsuku ezimbili engcwabe unina. Walivuma icala lokuba nodlame emphakathini, wagwetshwa iminyaka emithathu eboshelwe endlini ngo-2019. Wagwetshwa uR5 000 noma iminyaka emithathu ebhadla ejele. Isigwebo salengiselwa iminyaka emihlanu kepha wayalelwa ukuba enze imisebenzi yomphakathi, amahora ayisishiyagalombili enyangeni. Walivuma icala lokuthi wayidla eyazi i-cocaine ekade esephathini edudene nabangani bakhe. Wathi wadonsa olayini abathathu balesi sidakamizwa abasihogelayo abasisebenzisayo. walo Mnyango uMnuz Kwazi Mshengu nokuzifikela qathatha uma kunezinkinga njengesinye sezizathu ezenze ukuthi imiphumela ithuthuke. ‘’Walwela ukuthi kuvulwe imifundaze ukusiza izingane eziswele. Imifundaze iqale yaba ngu-57 kodwa igcine isingu-88, sekuhlomula abafundi abaningi. Wambiza ngesilima esixegelwa yisimilo, wathi uzame nokuyenga indoda yakhe engusomabhizinisi. Wamchaza njengomdlali ofunda ngokushesha futhi ongazithwele. Ngesikhathi esho lokhu u-Erasmus, wawumbona ngisho ebusweni ukuthi uchazekile ngendlela uMapimpi adlala ngayo. Wamfaka sekusele imizuzu ewu-17. Ngemuva kwale midlalo lo mqeqeshi usalokhu embeke ebhentshini uTau kweyeligi. “Wamhudulela otshanini wamdlwengula ngaphambi kokuthi ambambe inkunzi, wabaleka endaweni yesigameko. Kwavulwa icala lokudlwengula esiteshini samaphoyisa eSikhaleni,” kuqhuba uColonel Mbele. Wamisa izikhulu eziphezulu emsebenzini okubalwa nomphathi wezimali nesikhulu esibhekele ukuthengwa kwempahla emnyangweni. Wamiswa ngemuva kwezinsolo zokuthi ugxibhe izitabane emoyeni. Wamiswa ngezinsolo zokuthi wahluleka ukulandela imiyalelo yomphathi wakhe. “Wamiswa ngoba umgomo wakulesi sikole uthi uma umfundi etholakala enobusathane kumele amiswe ukuze ayokwelashwa,” kusho uNcwane. “Wamiswa yizikhulu zebandla, sasala singenaye umfundisi kodwa kwasicasula uma sesibona uMfundisi Mdletshe esebuyele ebufundisini,” kusho Wamnika waliphuza engazi, kodwa wangashona, kuthiwa wabuyela kwakhe wamfica esaphila wabe esemklinya. Isidumbu sakhe satholwa sesonakale emuva kwezinsuku. “Wamphihliza ngesimolontshisi. Wamshiya elele phezu kwegazi. Kwazanywa ukuthi aphuthunyiswe esibhedlela kepha wafike waphelela khona ngenxa yokuthi wopha kakhulu,” kulandisa umthombo. Wamphuzisa okuzomlalisa, wabe eseshiya umnyango wangemuva emzini wabo uvulekile. Inkabi yaqonda ekameleni lomyeni wakhe, yafike yamgwaza yabe isimshaya ngesando waze washona. Wamshaya ngempama maqede wathi akayeke ukushaya abantu besifazane. Uma efuna impi akalwe naye. Akubange kusabakhona ukubambana ngezandla njengoba kwase kungenelele abanye abantu abavimba leyo ngxabano," kusho ozibonele kwenzeka lokhu.
“Wamthatha ngemoto wathi uzomyisa esikoleni, wayihloma ehlathini imoto,” echaza.
Wamtshela ukuthi yena ukwazi ukuya ocansini nabesilisa nabesifazane,” kusho umthombo.
“Wamuka emfuleni ongezansi komuzi ngoDisemba 12 watholwa ngoLwesibili. Ngiswele imilomo yokubonga ngoxhaso lukathishomkhulu ngoba isimo asisihle neze lapha ekhaya,” kusho uNksz Xaba.
WAMUKELE isibhaxu wavuma ukuthi sekufanele bagxile emidlalweni yeligi umqeqeshi waMaZulu, uCavin Johnson.
Wamukelile ukuthi wenze iphutha wase enza into ehloniphekile okuwukuvuma icala wakhokha inhlawulo. Ukuqondile ukuthi yize wonke umuntu enelungelo lokuzihambela ngokuthanda kodwa umyalelo wokuthi abantu abahlale emakhaya ukuvikela iCovid-19, kwakuyinto okwakumele yenzeke,kuqhuba isitatimende.
Wamukelwa yi-Al Ahly ngesibhaxu kowamanqamu eCaf Champions League wase ewashiswa ijezi yiMamelodi Sundowns kwiMTN8. Kodlule, kowokuqala weligi ucazelane amaphuzu neTS Galaxy.
WAMUKELWE ngezandla ezifudumele uKhomishana omusha wamaPhoyisa KwaZulu-Natal, uLieutenant-General Khombinkosi Jula.
WAMUKELWE njengeqhawe uNkk Saray Khumalo obe ngowesifazane wokuqala omnyama ukufika esicongweni sentaba i-Everest, ngesikhathi efika esikhumulweni sezindiza i-OR Tambo izolo.
Wangagcina lapho ingane wayibiza ngesibongo sikamkhulu wakhe, wazishaya ngesithende zontathu izibongo zabo. Bobathathu basole uninakhulu walo wesifazane ngokuba ngungqondongqo “walo mdlalo”.
“Wangazisa ngo-2015 ukuthi ufuna ukungenzela isiqholo uShilex. Kusuka lapho uvele wathula wangabe esasho lutho. Ngoba bekungekho ebesikusayinile ngaso, ngizitshele ukuthi wayezixoxela ngento ayicabangayo nje kodwa angakabi nalo uhlelo lokuthi uzoyenza kanjani.
‘Wangena ehlome ngesagila futhi wamthatha ngesankahlu, emyisa lapho ehlala khona. Wafike wamdlwengula amahlandla amaningi futhi emsabisa.”
Wangena emculweni ngo-2001 eyigidangoma nomqambi wezingoma ngaphansi kweso likaMgqumeni “Ibhova LikaDikadika” Khumalo futhi ubambe elikhulu iqhaza eqenjini likaMgqumeni, Ithwasa Lami.
WANGENA engaqondile kwandabazabantu owesifazane okuthe ngeledlule waqokelwa esikhundleni sokuphatha ophikweni lwakwandabazabantu olulawula ukundiza kwamabhanoyi i-Air Traffic and Navigation Services (ATNS).
Wangena esayinelwa yisitshudeni okwathi sebengaphakathi wajika inkulumo wathi uyogezela endlini yesinye isitshudeni ayesazi, uSmiso. Wafika endlini kaSmiso wamyalela ukuthi ayobheka ukuthi unobani uZolile endlini ahlala kuyona.
Wangena esimobeni wadlwengula lo wesifazane ephindelela. Wabe esemshiya edolobheni. Lo wesifazane kuthiwa wabhala phansi izinombolo zemoto yomdlwenguli. Kwavulwa icala lokudlwengula eMandeni.
“Wangena esteji ngengoma yami ngajabula. Ngakusasa ngashayelwa ucingo umuntu osebenza naye uBeyoncé sahlangana naye eThekwini. Wangitshela ukuthi uBeyoncé uwuthandile umsebenzi wami ucela ngibathumele umsindo wezinsimbi. Ngahambisa izingoma eziyisithupha.”
Wangena kulesi sikhundla ngo-Agasti 2019, ngesikhathi i-ANC ihlakaza isigungu esiphezulu kulo masipala, esasiholwa uNkk Zandile Gumede, njengemizamo yokutakula umasipala ezinkingeni ezaziwukhungethe ngaleso sikhathi.
Wangena kulo mkhakha eneminyaka ewu-27, wayenamahhovisi eThekwini namanye ku-229 Boom Street, eMgungundlovu.
Wangenelwa endlini elele nomngani wakhe, uMjoli wamdlwengula, umngani wakhe wathi akalale.
Wangeniswa esibhedlela ezinsukwini ezimbalwa ezedlule exinwe ukugula. Izindaba zokushona kukaNcube ziqinisekiswe izolo ngenye yezinkampani zakhe iBrand Partners, ekhiphe isitatimende. Isikhulu esiphezulu kule nkampani uMnuz Clinton Govender, sithe bashaqekile futhi badumele ngokushona kukaNcube.
Wangeniswa esibhedlela iParklands Park, eThekwini, exinwe yisifo somdlavuza wamaphaphu. Amathikithi okuthamela lo mcimbi azoqala ukutholakala ngoLwesibili ngoR100.
Wangeniswa esibhedlela isimo sisibi engasakwazi ukuhamba nokukhuluma ngoJulayi nyakenye.
“Wangibona ngifake ivideo nabangani bami ngo-2017 wangibingilela. Angibanaki abantu abavele babingelele bengasho lutho ngemiyalezo ngoba baningi kakhulu. Nango-2018 uthumelile kodwa engangixini kakhulu,” kusho uSneziey, odabuka eMlaza.
“Wangibuza ukuthi ngiphila kanjani, ngamchazela ngesimo nokuthi anginabo abazali. Wathi asigibele itekisi siyothengela ingane izingubo zokugqoka kwa-Ackermans, esho nokuthi ujwayele ukusiza amantombazane asesimeni engikuso. Safika kulesi sitolo kubiza kakhulu sadlulela kwaPep kuWest Street, ngaphambi kokuthi singene eShoprite, ” kusho uNksz Zama.
“Wangicela umshado sakudlala ngoNovemba, ngahleka ngithi uyadlala. Kodwa ngoDisemba wanquma usuku wathumela abakhongi.
“Wangichazela ukuthi uzobuyela kuMaZulu, wakhetha ukwesula. Ngakho kwaba yinto esayixoxa, alikho elibi phakathi kwethu,” kwengeza uTinkler.
“Wangifonela ngajatshuliswa ukuzwa izwi lakhe wathi usezihlotsheni eMgungundlovu uhleli kahle akanankinga. Ngenxa yokungathembi kahle ocingweni kwazise ubesenyamalale isikhathi eside ekhaya ngamtshela ukuthi asihlangane edolobheni eThekwini sixoxe mazinyo nebala sabonana ngoLwesithathu emini,” kusho uNkk Khumalo egcwele injabulo.
“Wangigxavuna kabuhlungu ethi ngimenza isilima uma ngithi angiwazi ukuthi akuphi.
“Wangiha-mbisa emotweni ngaphakathi okwakunamadoda amathathu. Kwathi uma ngibuza kuwona uMnuz Msomi engangitshelwe ukuthi ngizomsebenzela, eyodwa yawo yadonsa intshumentshu yangichapha ngenhlamba yathi akukho msebenzi lana. Ngambozwa ubuso ngesiketi esadonswa ezimpahleni engangiziphethe, ngafakwa indwangu emlonyeni kwathiwa ngizobulawa uma ngike ngamemeza,” kulanda uNksz Xulu.