input
stringlengths
1
130k
“UZweli kumele kube khona lapho eya khona bese uma ethi uyaphuma uSihle afonele uNgwebedla amtshele ukuthi useyahamba. Akucaci ukuthi kwenzakalani kodwa ushona engozini yemoto,” kusho umthombo.
UZweli udlala indawo kakhokhovula wenyanga-mthakathi uSunday Nkabinde kulo mdlalo okhonjiswa kuMzansi Magic ngo-8.30 ebusuku phakathi nesonto.
UZweli ugcine ukubonakala kuwo ngonyaka odlule, indawo ayilingisayo eyashiya ijabulise abaningi ngesikhathi eshiswa nendlu wumndeni wakwaZungu nowakwaNdlovu.
UZweli utshele leli phephandaba ukuthi abantu abangakhathazeki ngoba uSunday “umafa avuke”.
“Uzwe sekuqhuma isibhamu engaphandle okuyilapho bebone khona ukuthi umfana usezidubule ngesibhamu asikhiphe esikhwameni,” kusho uMasondo.
Uzwe umuntu emdala nje ethi: “Uma sekufike usibanibani ngicela niziqoqe, nimphakele bese futhi kungalokhu kuvakasha nalaba bangani benu ahlale ethi akabafuni”. Ngivele ngixakeke nje ukuthi kungani umuntu enziwa inhloko yekhaya ngoba nakhu nje kuncengwe ukuthi ondle.
Uzwe umuntu esethi: “Vele awukwazi nokuqabula, bengibekezele nje yonke le minyaka!” Mameshana! Yonke le minyaka lo muntu ubehlalele usinqandi obhedayo? Ubengasho ngani pho ukuze aqabuleke ngendlela afisa ngayo?
UZwe Zulu (34) obengaconsi phansi nasezinkundleni zokuxhumana, kusolwa ukuthi ngosuku ashone ngalo, ubevakashelwe yisoka lakhe elisha ekhaya kubo.
UZwilenkosi ongumqeqeshi eThekwini Gym ebiphethwe wuyise, udalule ukuthi uyise udlule emhlabeni ngo-10ebusuku ngoMsombuluko.
UZwilenkosi uqhube wathi usazoqhubeka nokucija amabhokisa kodwa sekuzoba uSizwe "Bhubesi" Mthembu osezoba inhloko yabaqeqeshi. Uma kunezimpi uyena osezongena ekhoneni.
UZwilenkosi utshele Isolezwe ukuthi le nkampani isingaphansi kwegama lakhe ngokuphelele. Uthe neBoxing South Africa (BSA) seyimenzelelile nelayisense yokuba wumqhathi ngokusemthethweni.
UZwilenkosi uveze nokuthi ngoJuni bahlela ukuwenza umqhudelwano weLudonga owabhuntsha ekuqaleni kwalo nyaka ngenxa yokutholakala kwamabhokisa ayeneCoronavirus.
UZwilenkosi uveze ukuthi uyise ushone ebalisa ngokubhuntsha komqhudelwano abewuhlelela ukuthi ube ngempelasonto edlule KwaNongoma.
“Uzwile (uMnuz Ace) Magashule, enxenxa ukuba iFree State neKZN baphume ngezinkani ngesonto elizayo, beze ecaleni likaZuma.”
UZynne "Mahoota" Sibika noJotham "Vetkuk" Mbuyisa, baqala ukusebenza ngokuhlanganyela bedijeya bekhipha nomculo.
Vaginal tightening/vaginal rejuvenation/virgin vagina🤣🤣🤣🤣🤣 @herwoodmedicalcentre Follow @herwoodmedicalcentre for More @herwoodmedicalcentre @herwoodmedicalcentre
* Vakashela udokotela wesikhumba ozokucebisa ngokuhambisana nesikhumba sakho.
Vala ucingo noma uyicishe i-email bese ufonela igaraji eliseduze noma amaphoyisa.
- Vala ucingo uma sebuthintekile ngoba kungenzeka uzithole usushayela umuntu wakho wango-2006 ucingo, umtshela ukuthi uyamkhumbula.
Valhalla Park ppl went shopping without money for “braai day” 🤷🏾‍♂️ pic.twitter.com/lfkT6KxNde
v Baroka FC (Lucas Moripe Stadium.
VB: Engifike ngakushintsha engiziqhenyayo ngakho yilokhu okulandelayo. Yindlela yokuxhumana kwabalandeli baMageza Amahle, ukugqugquzela ukusungulwa kwamagatsha abalandeli ezindaweni ezihlukene, ukugqugquzela ukuthengwa komculo ongungqo, ukwandisa umfaniswano wabalandeli, ukulekelela ukuxhumana phakathi kwabalandeli neqhawe, indlela noma amaqhinga okuvota kuwinwe emincintiswaneni.
VB: INdidane sayikhetha ngoba ibicula ingadlali futhi ingaziphakamisile ibazi abalandeli ukuthi yibo abayibeka lapho ikhona, ibathanda kakhulu. Ichoma ngezinto ezikhona hhayi ngobala kanti abaholi abasha uPotso noCebo bona sibathandela ukuthi baqhuba udumo lweqembu leNdidane kanti uPotso into angichaza ngayo ukuthi akuthanga uma engena ezicathulweni zeNdidane wafuna ukuzenza yona kodwa wakhombisa ikhono lakhe eliyisimanga ebesingalazi futhi abalandeli baMageza ubathanda njengeNdidane. Akekho umculi ongama phambi kwakhe uma kuculwa bukhoma kanti nasesteji uyagida, adlale ajabulise abantu akalokhu egugumba nesiginci elokhu esikitaza ubala esixoxela imilando. Izinga lakhe lomculo lifana nentengo kagwayi notshwala lilokhu linyuke njalo alehli nhlobo. Buka nje kuloDisemba ukhiphe ingoma evimbanise yonke indawo iGame Over.
VB: Indidane yashona sinangu-18 manje, asengu-23 nama-sub branch amahlanu aseWestern Cape, Stanger, Dundee, eThekwini, Eastern Cape, Mpumalanga, Mpangeni, Estcourt, Mandeni, Gauteng, Greytown, Eshowe, Umsinga, Ladysmith, Nquthu, Mtuba, Newcastle, Nongoma, Pietermaritzburg, South Coast, Vryheid,KwaXimba,Olundi nakwezinye izindawo.
VB: Kusekhona iNdidane besiteketiswa ngoMshayazafe ngoba besisidedela isibhaxu sevoti kwabanye abalandeli. Njengamanje sesiteketiswa ngaBabulali Beqembu leNdidane ngoba kuthe kuhamba iqhawe kwasuka izidumo kwaqhamuka oqhibukhowe befuna ukuzothatha leli qembu sathi uma sikuphikisa lokho kwathiwa sibulala iqembu leNdidane kodwa engingathanda ukulipha abalandeli bamaGeza mina mabili: Izinunu Ezingafi noma Ikhwanibayalisikaliyamila.
VB: Ngaphandle kweqhawe lami, ngibakhonzile abaculi abaningi bakamaskandi futhi siyaxhumana nabo abaningi kodwa engimkhonze kakhulu umfowethu uMhawukeleni ngoba umele isibongo sakithi kulo mculo owasungulwa kithi umkhulu uPhuzushukela Bhengu...ha ha ha ha.
VB: Ngaphansi kobuholi bethu noTununu Biyela noNcwadi Mthembu kanti nakhu osekuzuzwe yiqhawe, ukuqala ukuhola Amageza ngo-2009, iNdidane ibinezindondo ezine zamaSatma (Best maskandi, Best composer, Best selling album ne-Song of the year), ishone isinezindondo ezingu-18, yathola ezine isishonile. Okusho ukuthi ngaphansi kobuholi bethu izuze izindondo ezingu-18 nezimoto ezimbili. Osekuzuzwe abaholi abasha baMageza Amahle uPotso noCebo izindondo ezine (Ingqwele Kamaskandi, umculi wesibili odayise kakhulu, Best newcomer, Best maskandi nokuvotelwa njengabaculi abanabalandeli abaningi kabili, Ethekwini naseMpangeni futhi kuningi okuzayo.
VB: Ngikhonze izinhlobo ezimbili zokudla, okwasekhaya ikakhulukazi istambu, bese kuba okwasolwandle okuwufishi, calamari rings nama-prawns.
VB: Ngikhonze ukuzikhiphela ezindaweni ezinolwandle noma e-cinema nomndeni wami, ngijwayele ukuya eRichards Bay.
VB: Ngingakhetha uTununu umfokaBiyela ngoba ngiyawazi amagalelo akhe futhi unobuchule obukhulu bese mina noNcwadi sibe ngamaphini akhe. Uma kuphuma uTununu bese ngikhetha uNcwadi.
VB: Sisebenzisa o-lime nomnyama. O-lime sawukhethelwa yiNdidane ngoba iwuthanda yathi ifuna sibebahle sihluke ngombala ongajwayelekile sigqame, omnyama kwavota abalandeli ukuthi yimuphi ozohambiselana no-lime kube kuhle uma sikugqokile.
VB: Ukulandela umculo kamaskandi into engikhule ngayo ngoba ubaba ubewudlala kakhulu ngikhula kodwa ukulandela iqembu noma umculi ngiqale ngo-2005 ngaMageza Amahle ngemuva kokuzwa ingoma yawo ethi Inyoni Yami etekisini engangiyigibele ngisuka eShowe ngiya eThekwini lapho ngangitohoza khona.
VB: Umculo wokholo ngiyawuthanda ngoba yiwo engidumisa ngawo ngoba umnyango wesonto ngingawazi nokuthi ubheke ngaphi, lokhu ngagcina ngisahamba nogogo ngisamnacane.
#vdj2019 green with envy? AFRICAN STARS. IM AFRICAN AND IM A STAR. @orapelengmodutle SO PROUD TO WEAR YOU TODAY. SUPPORT LOCAL. WHAT A TALENT. 📸 @sphesibo_m facebeat @diva_cadach using @blackopalsa
“Vele abantu abathandana nabanobulili obufana nobabo ibhayibheli liyabachitha. Bekumele inceku ingagxeki nje kuphela kodwa icaphune nombhalo ofakazela ebikusho,” kuchaza uPastor Zungu.
“Vele asikulindele ukuthi abantu baphelele ngobuningi babo uma kukhona iziphithiphithi,” usho njalo.
“Vele asilingani njengamaqembu neSundowns kodwa enkundleni sinabo abadlali abangayimela. Asiyisabi,” kusho uPeral ngokuzethemba khona eMoses Mabhida izolo.
“Vele bazofika bezongqongqoza (abazozama ukumthenga) kodwa unenkontileka neqembu. Inselelo ekhona kulokho wukuthi abaxhasi bethu sebeke bangivezela ukuthi manje sebefuna ukumataniswa neqembu elinqobayo,” kusho uSokhela.
“Vele bekudingeka kube khona ozovala isikhala sikaBonga ngemuva kokuhamba kukaZamambo Mkhize. Bengingakabi nalo-ke ulwazi lokuthi uSbongi usebambile kulesi sikhundla,” kuchaza uKaizer.
Vele besazi ukuthi sizoba nesiqalo esinzima. NgoMgqibelo siya koweCaf, eMalawi, siyodlala nelinye eqembu lezinga eliphezulu. Sizozama ukuguqula amatafula,“ kusho uMcCarthy. “Vele esifundazweni sethu sibhekene nenkinga yokuthi akukho ukubambisana namaqembu aphikisayo. “Vele i-EFF iyathanda ukugxambukela ezinkingeni ze-ANC, ukuze izizuzise yona. Inhloso yohambo lwabo kwakuwukwandisa ukudideka ngaphakathi kwi-ANC. Babefuna ukuziveza njengabantu abanesisombululo kule nkinga. Kodwa iqiniso lithi abanaso isisombululo, babefuna nje ukuyozifezela izinhloso zabo. Vele indaba sebeyayazi ukuthi akusilo idayimane. Kulula ukudlulisa umbiko ebantwini balapha KwaHlathi kodwa iningi labantu abaqhubeka nokumba akusesibo abakule ndawo. ngabavela ezindaweni ezehlukene," kusho uKunene.
Vele indaba yemingcele akuyona into edalelwe abantu kodwa ngeyezilwane. Okunye, baningi abantu bakuleli abanemindeni nezihlobo eZimbabwe. Cishe izazi zomlando zingakufakazela lokho ukuthi abantu bakuleli nabaseZimbabwe bayinto eyodwa.
“Vele inhloso bekungesikona ukumhlawulisa. Nasekuqaleni ngesikhathi umkhandlu umbiza, lapho anqaba khona, wayezofike anikezwe isexwayiso. Ngenxa yokuthi wanqaba ukuza emkhandlwini, wagcina ke esehliswa esikhundleni. Empeleni nje into ebisicasula ilokhu kwedelela kwakhe.”
Vele intombi yami yaseGoli iyahlonipha futhi iyakwazi ukupheka, ayifani [email protected]$......esidli...... ubhuti wami. Nawe ungaphinde ungifonele, angifuni muntu ozophinde angibuze ngalolu daba,'' usho kanje. Vele izingane zisuke zingeyona imbangela yokwehlukana kwabo futhi akumele zikuzwe ukuthi bona basuke bengasafunani nhlobo, sebeyizitha. “Vele kujwayelekile ezindaweni eziningi ukuba kube nobuhixihixi ngemizuzu yokugcina ngoba basuke sebebaningi abantu abasuke befaka izinto zabo,” kusho uMngomezulu. “Vele kuningi okungekuhle okuhlezi kukhulunywa abantu ngobuntombi. Abanye bathi kufanele vele sidlwengulwe ngoba sifaka izimpahla ezimfishane. Abaqondi ukuthi lokhu sikwenza ngoba nakhu sizigqaja ngobuntombi bethu.” Vele lawa maqembu asefolosa ngabantu ezikhundleni zondunankulu ngeke asithole lesi sikhundla,” “Vele lo mndeni okuthiwa indodana yami beyithakatha kuwona, asizwani kahle,” kuqhuba uyise womfana . “Vele ngeke ukwazi ukufela ngamathe ukusebenza ngokuzikhandla komdlali ngamunye. Sizibambe zaqina siyiqembu, kodwa ukusebenza ngokuzinikela komdlali ngamunye kuyinto eyenzekayo. Ngiyaziqhenya ngokuthweswa umqhele. Lokhu kuhlabana ngikholwa ukuthi kuzogqugquzela ozakwethu ukuthi balicokamise izinga ngesizini ezayo.” “Vele ngingene ezindlekweni ezinkulu kabi nasezikweletini ngilungiselela ukuthi lolu suku lube luhle. Kulezi zikweletu engingene kuzona kuyacaca ukuthi ngeke ngisaphinde ngicebe ngoba kusekude ukuthi ziphele,” kusho uMthethwa. “Vele ngokujwayelekile singabefundisi siyaphuza noma kunemcimbi. Ngiyajabula ngoba abantu basebandleni bakhule ngokwanele bayazi ukuthi ngiyaphuza. Sekukhona nentombazane encane okuthiwa ngithandana nayo, angazi noma isiyazi yini. Anginqabi ukuboniswa. Ngizokwamukela noma yini nokushintshwa ngikulungele,” kusho uNgcobo. “Vele njengoba ngiwumsakazi ngaziwa kakhulu ngezwi, hhayi ngokusebenzisa izandla ngibhale. Ngibone kuyithuba lokuthi ngiveze ikhono lami kule ngoma kaMsheshisa,” kuchaza uNolwazi. Vele siya kulo mqhudelwano sibhekiwe ngakho kusemqoka ukuthi sehlise umoya sikugqoke njengebhantshi okulindeleke kithina, sidedele igazi bese senza lokhu ebesivele sikwenza.”
“Vele udadewethu ubulawa nje, ubephila ngokuhlukunyezwa. Angazi ukuthi ubengahlukani ngani nale ndoda ngoba bebengaganene kodwa bebekipitile,’’ usho kanje uNkk Mzolo.
Vele uKhaya, odume ngendawo kaGC ayilingisa kuZalo, kade asho ukuthi ufuna ukuba wumsakazi futhi samuzwa elunguza koVuma FM.
“Vele uMampintsha uziculela noBabes, ngeke isavuka manje,” kusho yena.
“Vele umkhandlu awusebenzi. Kuphela kudliwa izimali laphaya. Kwashintshwa abaholi ngoba nakhu kuthiwa bakhohlakele kepha inkohlakalo isaqhubeka namanje.”
VELOH (VB): Amagama ami aphelele nginguSibusiso “Veloh” Bhengu. Ngingowesibili ekhaya ebantwaneni abane (abafana ababili namantombazane amabili) bakaMnuz Mlungisi Hloniphisa Dlokwakhe Bhengu noNkk Dombi Thulengazi Bhengu abadabuka esigodini sasoBhilweni eNtunjambili kodwa mina ngizalelwe eMbongolwane, esigodini sasoYaya eShowe lapho nami sengakhe khona umuzi kaDlokwakhe.
Venda Football Academy 0-0 Polokwane City; Pretoria Callies 0-0 Free State Stars; Hungry Lions 2-1 Jomo Cosmos; TS Sporting 0-0 University of Pretoria; TTM 0-0 Platinum City Rovers; JDR 0-1 Cape Town All Stars; Cape Town Spurs 0-1 Uthongathi; Richards Bay 0-2 Black Leopards.
Venda Football Academy 1-0 Uthongathi FC; Hungry Lions 1-0 Free State Stars; JDR Stars 2-0 TS Sporting; Richards Bay 4-0 TTM; University of Pretoria 4-1 Platinum City Rovers
Venda Football Academy v Polokwane City (Thohoyandou Stadium); Pretoria Callies v Free State Stars (Lucas Moripe Stadium)
Versfeld, 3pm); Bidvest Witsv Free State Stars (Bidvest Stadium, 6pm);
v Iceland (4.45pm, SS3/SABC1); Serbia v
Vicki Momberg is in Australia pic.twitter.com/ZbeAFFabvN
Vicki Momberg seen shopping on Kensington High Street this morning.
Vicki Momberg will be found at DA's nearest offices, thanks you.
Victoria Falls in Zimbabwe is known as the “Adrenalin Capital of Africa”. It’s a popular 3-in-1 tourist destination offering travellers a unique combination of safari tours, spectacular scenery and adrenalin-packed adventures. Something wild and exciting for your bucket list is bungee jumping off the historic Victoria Falls Bridge followed by a glorious scenic helicopter trip over the thundering waterfall.
VIEWER’S CHOICE BEST ACTOR (Chrispen Nyathi onguCharleston Ncube kwiDiepcity),
VIEWER’S CHOICE BEST ACTRESS (Lebohang Mpyana onguKhelina Maponya kwiDiepcity),
VIEWER’S CHOICE: MOST POPULAR SHOW (Skeem Saam),
Vilakazi eshaya igoli ngomzuzu ka-57. Uthole enhle iphasi ivela kuTebogo Langerman yamfica eyedwa uVilla ebhokisini, wahlaba wadla.
Villareal v Sevilla (Estadio de la Ceramica); Barcelona v Celta Vigo (Camp Nou); Deportivo Alaves v Granada (Estadio de Mendizorroza); Athletic Club v Real Madrid (San Mames Barria); Getafe v Levante (Coliseum Alfonso Perez); Valencia v Eibar (Estadio de Mestalla); Real Betis v Huesca (Benit Villamarin); Atletico Madrid v Osasuna (Wanda Metropolitano); Cadiz v Elche (Ramon de Carranza); Real Sociedad v Real Valladolid (Reale Arena)
Violakash03 uthe: Oh nkosi uxolo mkhaya wami, iNingizimu Afrika ngiyayibonga.
v Kaizer Chiefs (Cape Town Stadium); Maritzburg United v Bidvest Wits ( Harry Gwala Stadium) Polokwane City v Free State Stars (Old Peter Mokaba Stadium); Orlando Pirates v SuperSport United ( Orlando Stadium);
Vodacom Bulls v iCOLLEGE Pumas (Loftus Versfeld, 7pm).
Volkswagen Citi R42 985 - 2004 (unyaka)
Volkswagen Group SA - 7 029
Volkswagen Polo Vivo - 1 474
Volos: Hhayi Bongumusa sekufanele basiyeke ngendebe yeComrades Marathon ngoba seyihlala eBulwer.
Volos: Kunabafundi beSolezwe abafisa ukwazi ukuthi kungabe yiRosari ohlezi uligaxe entanyeni elimfihlo yakho ekwenza ugijime ushiye isithunzi. Lo mbuzo ususwa wukuthi uma usugijima ufake iRosari lakho emlonyeni kusuke sekusho ukuthi usuyowina umjaho.
Volos: Kuthini ukuphawula kwakho ngabagijimi ababukela kuwena ngokuthi nabo sebegijima befake amaRosari kodwa bangawini?
Volos: Mfoka Mvelase ngicabanga ukuthi usuke wafunda emaphephandabeni ngodaba lukaZimdollar woKhozi FM obangwa yinsizwa yakwaZondi neyakaDlamini.
Volos: Mvelase lindela imiphumela yocwaningo lwami ezoveza ukuthi yisibhono esinjani lesi esidida izinkinsela.
Volos: Ungaphawula uthini ngabagijimi beComrades Marathon abayilungisela ngokuthi baphalaze baphinde bachathe?
Volos: Wena Mthembu kungenzeka ukuthi ulibele ukugijima ugcine ungazizwa kahle izindaba, thina esaziyo sizokutshela ukuthi yonke lempi isuswe yisibhono sikaZimdollar.
– Volvo XC 60 at R17,964
– Volvo XC 60 at R215,142
– Volvo XC 60 at R8,964
v Peru (4.45pm, SS3); Argentina v Croatia
v Royal Eagles (3.30pm, Thohoyandou); Pretoria University v Richards Bay (3.30pm, Absa Tuks Stadium); Highlands Park v Witbank Spurs (3.30pm, Makhulong Stadium).
v Senegal (4.45pm, SS3/SABC1); Russia v
Vuka emaqandeni sisi. Cabangela ikusasa lakho nabantwana bakho.
Vuma sivumelane sedukile. Nabathi bayasihlolela badukile kwabona. Siyeke kanjani ukuhlupheka? Ubusuku nemini usizi lokukhala ngemali nezingozi, nokuzibulala nokulahlekelwa imisebenzi sigcine sithi siyosindiswa kanti usahamba nayo leyo nkinga ongakayiqaqi, ngoba wonke umuntu udukile.
Vuma, sivumelane: umuntu omnyama usazohlupheka kuleli zwe, cishe akukho lapho ayoke abe ngcono khona. Ulahlwe yisiko, isintu noMthethosisekelo wakuleli enguwubona wavuna abamhlophe kunabamnyama. Ngakho muntu omnyama usemgqonyeni njengezibi zangunaphakade, ulahlwe abakini abamnyama.
– VW Polo - 2 195
VW Polo Vivo - 1 724
– VW Polo Vivo 1 849
– VW Polo Vivo - 2 259
Wabala inqwaba yezikhulu zikahulumeni ezazigwazelwa ukuze kutholakale amathenda.
Wabala owayewungqongqoshe weziMali obuye abe wuSihlalo wePIC uMnuz Jabu Moleketi, uMqondisi wePIC, uNkk Sibusisiwe Zulu nosomabhizinisi oMnuz Lawrence Mulaudzi noTshepo Mahloele njengabantu ababehamba phambili ekutamuzeni imali.
Wabalula ukuthi ayikho imali etheni anyuselwe ngayo ekubeni enemizi emibili, kudingeka athenge izinto ngambili ngoba futhi ehlala ezindaweni ezehlukene.
Wabamba elikhulu iqhaza ewuma emphinjeni umbuso wobadlululo; kukhona lapho owayengumengameli wombuso wobandlululo uMnuz P W Botha afuna ukuhlangana nabaholi abangawuthathanga uzimele geqe uMntwana wanqaba ukuya kulowo mhlangano. Wathi ngeke aye engakakhululwa uMadiba nayegqunywe nabo ejele kuphinde kubuye abasekudingisweni. Lokhu kwenzeke ngeminyaka yawo-1980. UBotha waze wathi uShenge uzenza inkunzi ekhonyayo kwezinye esibayeni.
Waba nenkinga u-Agrizzi ukuthi ngabe wayehlela umgubho weminyaka engu-40 noma-50 azalwa. UNkk Mokonyane wathi u-Agrizzi unamanga kodwa ubufakazi obulethwe uCoetzee, buveza okuhlukile kunalokho okwashiwo uNkk Mokonyane njengoba ethe wayenzelwe umgubho weminyaka engu-40.
“Waba nesibindi sokuqeda ukuvalwa umlomo kwamaqembu ezepolitiki, wakhulula bonke ababeboshelwe ukulwela inkululeko, wabe eseqala izingxoxo zokubuyisana. Lokhu wakwenza yize kwakukhona ababengahambisani nezenzo zakhe eqenjini lakhe.”
“Waba ngcono waze wakhishwa esibhedlela. Kodwa asilalanga naye ngalolo suku njengoba aphindiselwa futhi esibhedlela. Wahlala isikhathi khona isimo saba sibi kakhulu. Wathathwa yindiza enophephela emhlane wayiswa eMilpark la angena khona egunjini labagula kakhulu, kwaze kwaba uyadlula emhlabeni njengoba odokotela bebekhala ngokuthi amaphaphu akhe awasebenzi kahle,” kuchaza yena.
“Waba ngomunye umuntu owalwa nenkohlakalo, waba ngomunye wabaholi base-Afrika owayekholwa ukuthi abaholi kumele besebenzele abantu, bangazenzeli bona. Ngifisa nokumbonga ngokugxila ekukhulisweni komnotho kuleli zwe nase-Afrika yonkana.”
Waba ngusihlalo wale bhodi phakathi kuka- 2009 kuya ku-2012.
Wabaqhuba ngesibhamu ebayalela ukuthi abasukume kuyiwe lapho kuhlala khona intombi yakhe.
Wabasela ama-try amabili amaBhokobhoko eqopha umlando ehlula iNew Zealand okokuqala eWellington.
Waba sematheni kwabezindaba ngesikhathi esola amaphoyisa ngokwehluleka ukuxazulula udaba lokubulawa kwendodana yakhe uSenzo Meyiwa.