input
stringlengths
1
130k
Wayegcine ukubonakala ephila ngoMsombuluko ngesonto eledlule.
Wayegcine ukubonakala ngoSepthemba 18 beshaya iChippa United.
“Wayegqoke isikibha esinemigqa ephuzi, ibhulukwe eli-navy nezimbadada,” kusho uMbele.
“Wayegula ngaleso sikhathi. Waba ngumuntu ophrofethayo esontweni, ukuthi kumele ingane ayithwasise ngoba izofa.
“Wayehamba nabanye abangane bakhe ababili ababoshwa ngalelo langa yena wanele wabona ukuthi sekushile wabaleka ngemoto,” kusho umthombo.
“Wayehamba ngo-220 waboshwa. Kula ahlangane khona naleli soka njengoba kuyilona ebeliphenya icala lakhe,” kusho uThuthukani.
Wayehamba phambili emkhankasweni wokuthi kukhululwe uyise uNelson Mandela waze wafunda nomyalezo kayise ngo-1985 enkundleni yezemidlalo eJabulani, eSoweto, lapho uyise wayechitha khona imibandela yokuthi akhululwe ayeyibekelwa owayengumongameli wezwe, uPW Botha.
“Wayehlale ejuluka abe manzi kukhombisa ukuthi akaphathekile kahle aze abe nesiyezi. Lokhu kwakuphazamisa indlela aziqeqesha ngayo nokwakuba nomthelela uma eseya emiqhudelwaneni,” kusho uSeme.
“Wayehlela imicimbi yamaciko futhi ejwayele ukukhuluma nabalingisi ababedumile ngaleso sikhathi ebamema emicimbini ayesuke eyihlela. UJoe Mafela ngomunye wabalingisi ababejwayele ukukhuluma nogogo. Ukuba phakathi kwabalingisi ngakujwayela ngaleso sikhathi ngagcina ngingene ekubeni umhayi wezinkondlo ngisina nasemicimbini yesintu. Nomama wagcina esengumhleli wayo imicimbi,” kuchaza uVuyolwethu.
Wayehlele ukuthi unina abe khona ethweswa iziqu kodwa waswela imali yokumgibelisa.
“Wayejabule ngokuya ekhaya kodwa nguyena noMdali wakhe obaziyo ukuthi lona liphi ikhaya.”
Wayekade ayenginxenxa ukuba ngizokwethula lolu hlelo kodwa ngesaba ngenxa yokuthi bengingakaze ngethule uhlelo lwethelevishini. Ngisizwe yiCovid-19 ngoba yiyo engenze ngathi ake ngikhombise elinye ikhono. Uthe yize abesebenza futhi ekuholela lokho kodwa ubesesikoleni.
Wayekade egwetshwe ngoMeyi 2015 kodwa wakudlulisa ukulahlwa icala nesigwebo sakhe, kwezinye izinkantolo eziphakeme kodwa wahluleka njengoba kwaze kwathi ngo-Agasti 2017, waqala isigwebo.
Wayekade ehole iCape Town City, esungulwe ngo-2016, ithola isicoco sayo sokuqala iTelkom Knockout. Wabuye wadla isicoco somshayimagoli ophambili nesePlayer of the Season.
Wayekade engeniswe esibhedlela ngenyanga eyedlule, lapho ebelashelwa khona lesi sifo.
Wayekade ephase kahle u-matric ngo-2018 wathola u-bachelor no-A ababili. Ngo-2019 wenza iziqu zobudukotela kodwa uthando akhule enalo lokuba umshayeli wamabhanoyi lwamkhipha enyuvesi iSefako Makgatho Health Sciences University.
Wayekade ephume kubo egezile futhi ehlanzekile egqoke i-jean emhlophe, ihembe eliyisikotshi esimnyama nokumhlophe namateki amnyama.
Wayekade eyilungu lebhodi e-Oakbay, inkampani yakwaGupta. Ngaso leso sikhathi wabe esethola isikhundla sokuba kwibhodi ye-Eskom ngo-2014.
“Wayekhala uMbalula ngesikhathi esitshela ukuthi abakwaGupta abathe usezoba wuNgqongqoshe wezeMidlalo. Wayekhaliswa wukuthi akazi ukuthi abakwaGupta bangenaphi ekuqokweni koNgqongqoshe ngoba wumsebenzi kaMengameli we-ANC lowo,” kusho uManuel othe uZuma wayengakhathazekile ngalokhu okushiwo wuMbalula kodwa amanye amalungu e-ANC ayekhathazekile.
Wayekhethwa ihlandla lesibili. Kwelokuqala, ngo-2013, wayengene esikhundleni sikaKirsten Nematendani.
Wayekhona esikwatini seqembu lesizwe lika-Under 20 eladlala kwi-Afcon Under 20 Championship ngo-2018 eZambia liqeqeshwa nguThabo Senongo. Amajita aguqiswa yiZambia kwifayineli. Uthe iphupho lakhe elikhulu wukudlala kuma-Olympics abuye asize iKings ilwele ukukhuphukela esigabeni esiphezulu sePremier Soccer League.
“Wayekhuluma into injengoba injalo, eyivikela i-ANC. Wawulwela ngempela umzalabazo,” kusho uLesufi.
Wayekusho lokhu emuva kokuvela kwamahebezi athi le njini igaqelwe amaqembu athile phesheya kwezilwandle.
Wayekwenza lokhu ngoba engakholwa ukuthi izinqumo okwakuthiwa zivela kuye zokuhlakaza isigungu esiphezulu kwakungezakhe.
“Wayelele embhedeni kwawa ikhandlela lathungela umbhede washa, ngesikhathi kuwa ikhandlela kwakungekho muntu eduze kwakhe,” kuchaza unina womfana.
“Wayelokhu ekhale ngokuthi angeke akwazi ukuwela umfula ngoba uphethe isikhwama. Kukhona owayelokhu ephendula ethi uzokwazi. Anginakanga ke ngoba vele uma kuyimpelasonto abantu bahlezi bebanga umsindo, beziphumela ematshwaleni.
Wayelungiselela impi eyayandulela eyamanqamu eWorld Boxing Super Series Bantamweight ayezoyilwa noNonoti " Filipino Flash" Donaire wasePhilippines. Yagcina ibhuntshiswe wukulimala kukaTete ehlombe.
Wayelwa nenkohlakalo nobugebengu obabenziwa yizikhulu zebandla ngokugebenga abazalwane umnikelo zisebenzisa igama likaNkulunkulu osekwenzeka kakhulu emabandleni anamuhla njengoba nawo esethe chithi sakha izwe lonke. Ngo-1571 uLuther ubhale umqingo ephikisana nokukhokhwa kwemali ukuze kupheshwe isikwelethu sesikhulu sebandla u-Albrecht Branderburg ayesenze ebhange khona Germany.
Wayemiswe kanye kanye namanye amalungu e-ANC, uMnuz Phendule Mbewu, Nksz Nolusapho Nikani noNksz Tobeka Dumisa, bona abamiselwa ukungawulandeli umyalelo wobuholi besifundazwe.
Wayenanela isiphakamiso esenziwa nguMnuz Panyaza Lesufi onguNgqongqoshe wezeMfundo eGauteng sokuthi akuvalwe izingane zesikole zingayibuki le midlalo.
Wayeneminyaka engu-22 ngesikhathi ehamba. Imibiko yayiveza ukuthi inkontileka yanqanyulwa ngenxa yokugxila ophuzweni oludakayo phesheya kwezilwandle.
Wayenengane eyodwa ayithola engakashadi nayo isindala, lapha emshadweni kudala bezama beguduza imimango yokuthola umntwana, lutho kungenzeki. Odokotela ayehamba kubo babelokhu bemi ngokuthi unokhwantalala futhi unesifo sokwethuka okuthiwa yiPanic Disorder, nemishanguzo yomqondo wayeseyiqalile kodwa engawuboni umehluko.
“Wayengasakwazi ukuma aqonde ngenxa yobuhlungu ayebuzwa obungabekezeleleki. Ngaya kunogada owangiyalela ukuthi ngiye kwelinye igumbi lapho engathola khona umhlengikazi ngamchazela ngesimo sikadadewethu esasisibi. Wayenganandaba nokubheka udadewethu, kunalokho wangibuza ukuthi ubani ongikhombise ihhovisi lakhe. Omunye umhlengikazi wasinikeza uhlaka lokuthwala umuntu (stretcher), wakwazi ukubeka ikhanda,” kusho uNontlonipho.
Wayengasali kwabagxeka owayebhekelele ukusebenza kweSABC, uMnuz Hlaudi Motsoeneng, ngokuthi akafundile yingakho ehluleka wukuphatha inhlangano yokusakaza.
“Wayengashadele kwaZulu uNandi. AbakwaZulu banqaba ukuthatha uNandi, asiqondi ukuthi kungani uma kunento ethinta yena ikhulunywe nabaseNdlunkulu. Kunesikhathi lapho abakwaZulu bafika kwaMhlongo bezothatha uShaka egula. Obabamkhulu babacela ukuthi bathathe noNandi ngoba ingane ayihlukaniswa nonina kodwa abakwaZulu bathi beze ngendodana yabo kuphela. Akukho esake savumelana ngakho nabakwaZulu,” kusho uMhlongo.
Wayengatholakalanga ocingweni lwakhe ukuba aphawule kodwa emuva kokubona udaba ephephendabeni ubuye ehaza, wathumela umbhalo ephawula ngokuxoshwa kwakhe.
Wayengazi ukuthi iphepha lakwaGupta i-The New Age lalihlomula ngokuqoshwa kwezinhlelo zasekuseni ze-SABC i-Morning Live.
“Wayengeke akwazi ukungibeka amacala, nangelinye ilanga ngeke angibeka amacala. Noma ngabe uyangibeka ngeke aphumelele ngoba angikho kulezinto mina,” kusho uMalema.
-Wayengeniswe esibhedlela iSteve Biko Academic, wadluliselwa esibhedlela esizimele iLenmed Zamokuhle, nasesibhedlela iTembisa.
“Wayengidlwengula abuye aphumule aphuze obhiya ayebaphethe,” echaza.
“Wayengishayele ucingo engitshela ukuthi useyogibela. Ngabona sekuze kuqala ukuhwalala engaqhamuki.
Wayengithengela amawashi nemigexo ebizayo. Abuye angenzele indumezulu yomcimbi ngosuku lokuzalwa kwami. Isichitho kube ukuthola umntwana ngoba sobabili akasasinaki. Useqhubeke nempilo. Omunye uthe uSanele unoxhaxha lwezintombi azikhulelisayo maqede azilaxaze kanjalo.
“Wayengumdlali ozimiselayo nosebenza ngokuzikhandla ngaso sonke isikhathi futhi enomoya omuhle kulula kuyena ukuzwana nanoma yimuphi umdlali eqenjini," kusho uZondi, owaphinde wadlala kwiCape Town Spurs neSupersport United.
“Wayengumuntu ongazethembi obekwenza angajabuli uma kukhona okuhle engikwenzayo. Waqala ngokungihlukumeza ngokomoya, walandela ngempama kwagcina sekuwukushaywa kwangempela. Ngagcina sengifunda ukulwa naye kodwa ngimvikele uma abantu bengixwayisa ngaye,” kusho yena.
“Wayengungqongqoshe wezangaPhakathi nowezeMpilo kwiKhabhinethi yami ngesikhathi kusekhona uhulumeni waKwaZulu. Kungijabulisile ukuthola ithuba lokusebenza naye nokukwazi ukugcina ubungani bethu ngisho nangasemuva kokuthi singasasebenzisani kwezepolitiki.”
Wayenza izinhlelo okukhona kuzo iThe Flame at Night ngo-10 kuya ku-1 ekuseni ngoMsombuluko.
“Wayenza unobhutshuzwayo ubukeke ulula kakhulu. Wayengenazo izitayela futhi engagqamile njengoDoctor Khumalo kodwa useqhulwini labadlali abahlanu abenekhono engasebenza nabo.
Wayephethe nekomiti lase-Eskom elaliqokwe owayengumengameli wezwe, uMnuz Jacob Zuma, ukuthi abheke izinkinga zase-Eskom.
“Wayesaba kakhulu sisanda kuthandana ethi akangithembi ngoba ngiwuDJ. Kodwa ngamkhombisa ukuthi le mpilo ayicabangayo akuthina sonke esiyiphilayo, kusukela ngaleso sikhathi uthando lwethu lwaqina kakhulu,” kuchaza yena.
Wayesadla anhlamvana ngaleso sikhathi uMandela, odlule emhlabeni ngo-2013 kanti u-Iniesta uyashiya kwiBarcelona kule sizini.
Wayesebenza naye emsiza wagcina esenothando lwezolimo.
Wayesedlale kaningana nasemaqenjini esizwe okubalwa kuwo iBafana Bafana, elika-Under 23 naMajita, U-20.
Wayeseke washo ukuthi unokhwantalala nokuthi wake wazama ukuzibulala kathathu.
Wayesesebenze iminyaka engu-13 emasosheni ngesikhathi exoshwa.
Wayesethelwe ngezibonkolo kangangoba kuthiwa waqonda emotweni yakhe iMercedes eyolanda isibhamu.
Wayeshade noMnuz Zwelibanzi Hlongwane kodwa bahlukanisa.
Wayeshaywa wuvalo ayengalujwayele umzimba wakhe wawuqhaqhazela uma ebeka unyawo, nalapho ethi uyabamba into ngesandla, yiso leso uyaqhaqhazela, ajuluke kakhulu azwele ukushisa nomzimba ushise.
“Wayesigxeka ngokuthi asilithandi izwe lethu, nangokuthi asinazwelo,” echaza.
Wayesola uNksz Dlamini ukuthi wazi ngo-2005 ukuthi iSassa ngeke ikwazi ukukhokhela abahola impesheni.
Wayesolwa ngokudlwengula umuntu owuzalo lwakhe kodwa wanganda kakhulu lapho. Ubedonsa isigwebo sikadilikajele kodwa manje usekhululekile.
Wayesolwa ukuthi wayethumela lolu lwazi eseyilungu lebhodi lase-Oakbay nakhona kwa-Eskom.
“Wayesuka kumina ngoLwesine, ezobuya ngoMgqibelo ekuseni. Ngathi sengimfonela ngoMgqibelo wathi usezobuya ngeSonto ngenxa yokuthi ukhathele. Kuyacaca ukuthi wayenqena ukulala nami kade elele nenye indoda,” kusho uPrince.Uthe uXolisile ufake isithombe somfundisi sihlanganiswe nezakhe ezintathu (picmix) kwi-status sakhe maqede wabhala ukuthi “Uthando Luphila Lapha.”
“Wayethi iSAA yayingenawo umbono. Lokho kwakungelona iqiniso,” kusho uNkk Carolus.
“Wayethi umuntu uma ephambi kwakho unombala omhlophe kodwa kuzothi angafulathela abe mnyama. Ngokunjalo nabadlali bayinto efanayo. Bafike benze kahle ejimini kodwa uma sekufike usuku lomdlalo bavele benze okunye ongazange ubatshele khona. Ubedinga inhlanhla yokuthi abadlali basheshe basibambe isitayela abefuna basidlale.
Wayethula uhlelo lwesicathamiya ngesikhathi eqala ukusakaza kuKhozi ngo-1978.
Wayethumela imali ekhaya futhi wanginakekela ngisemncane. Yize nganginamaphupho ngikhula kodwa wayengekho umuntu engake ngambona ewafeza.
“Wayethunywe ukuthi ayolanda okuthize koninalume, wahamba yedwa ngezinyawo ngoba vele kuseduze nakubo. Kukhona abathi bambona endleleni kodwa abazi ukuthi waphelelaphi,” kusho uNkk Mchunu.
“Wayetuswa ngendawo ayilingisa emdlalweni obuqoshwa phesheya osihloko sithi Underground Railroad. Lo mlingisi, oseqokwe kwaze kwaba kabili kuma-International Emmy Awards ngendawo kaWinnie abeyilingisa kwi-Is’thunzi, uthe ubengakulindele ukuqokwa kuma-E! People’s Choice Awards.
Wayevele apheke nje umama bese eyaphaka futhi ngoba elindele ukuthi wonke umuntu osendlini ashaye esentwala ngaphandle kokubuza imibuzo eminingi. Njengomzali, ngicabanga ukuthi umama wayesebenzisa ilungelo lakhe lokungalokhu ebuza ezinganeni ukuthi yini okumele idliwe kwakhe.
“Wayevele athi ‘ngiyabona seniyafunana nalona wesilisa bese kuba khona ukungezwani phakathi kwethu. Lowa muntu unenkinga ngempela, inkulu futhi ngiyafisa asizakale, athole umuntu azokhuluma naye ukuze alapheke emoyeni wakhe,” kuchaza uBabes.
“Wayevele eshilo kwasekuqaleni ukuthi akeneme ngokushiwo kuyena. Yena wayibhala incwadi kodwa umkhandlu wonke okumele uthathe isinqumo sokuthi uyavumelana ngokuthi ashiye,” kusho uDube.
“Wayevele eshilo ukuthi akasathandi ukubuyela ePhalamende kodwa besingazi ukuthi useya kwi-ANC. Simfisela inhlanhla kwi-ANC. Sinethemba ukuthi iNFP izoqhubeka ikhiqize abanye osolwazi abanamava. Akukhona ukuphela kweNFP lokhu, abaholi bazoqhubeka bayibambe,” kusho uMdletshe.
Wayexoshwe nguZuma ngo-2017 nowayeyiphini lakhe, uMnuz Mcebisi Jonas. Emva kokuxoshwa kukaGordhan, uZuma wafaka esikhundleni sakhe uMnuz Malusi Gigaba naye obuye waxoshwa emuva kwesikhathi esingengakanani ekulesi sikhundla.
Wayeya engqungqutheleni yokukhetha ubuholi besibhakela eKZN ngesikhathi ephenduka isisulu sezigcwelegcwele.
“Wayeyindoda ehlonishwayo eMacambini. Ngangivamise ukumbona uma ethetha amacala, ngibuka nendlela akhuluma ngayo nabantu.
Wayeyingxenye yeqembu lakuleli eladla umhlanganiso kuwona lomjaho kuma-World Relay Championships ayebanjelwe ePoland ngoMeyi.
Wayeyingxenye yeqembu lePirates elafinyelela kowamanqamu weCAF Champions League ngo-2013, laphinde ladlala kowamanqamu weConfederations Cup ngo-2014.
Wayeyisishoshovu samalungelo abasebenzi, isosha loMkhonto weSizwe (MK) ngaphambi kokuba yilungu lePhalamende ngo-1994. Wayeqeqeshelwe ezempi nobunhloli eRussia naseCuba.
Wayeyisosha elaliqeqeshwe ngaphansi koMkhonto weSizwe, kanti uke wacathuliswa e-Angola naseSoviet Unition (Russia) ngezindlela zokuba yisosha alilwela ukuguqula ezombusazwe.
Wayeyiyibamba ngenxele ngesikhathi esagijima kuMaZulu lapho ayethandwa khona kakhulu ngabalandeli.
Wayezalwa nguJonathan Mlwane Shababalala noNomandla Elina Shabalala.
Wayezomba amanzi ngaphansi komhlaba ukusiza abantu baseNdumeni, Nquthu, Msinga nabakhele uMasipala waseMvoti.
“Wayikhetha kahle ingubo wanginika uR50, wathi ngibambe ulayini ngiyoyikhokhela, wayelokhu ekhona ewumuntu obheka nezinye izingubo. Emuva kokukhokha kangizange ngisambona, ngamfuna isitolo sonke ngaze ngahayiza kakhulu. Kwavalwa isitolo, wafunwa kwasho ukuthi ubesekade ehambile. Namaphoyisa abizwa kwaze kwavalwa kwayothandazwa. Afika azama ukumfuna nokulandela umkhondo wamakhamera kodwa wangatholakala,” kusho uZama.
Wayinqoba iNdebe yoMhlaba yabaneminyaka engaphansi kwengu-20 ngo-2005, waphinde waba seqenjini elathola indondo yegolide kumaBeijing Olympics ngo-2008, kodwa kusabhekwe ukuthi awine esinye sezicoco eziphezulu.
Wayiphendula leyo ncwadi, wamiswa emuva kwalokho, waya enkantolo eyophosela inseleleo ukumiswa kwakhe.
Wayiqukula isabizwa nge-Absa Cup ngo-1999 nango-2005.
“Wayisabisa, wathi ayingasibiki lesi sigameko kodwa yabikela unina nobhuti wayo ngosuku olulandelayo.
Wayithatha iselula ngemuva kokutshelwa wumphenyi wecala ukuthi enye indoda yayithatha yabuye yayishiya emuva kokudubula umufi.
Wayithatha isingamalahle wayithukusa esakeni wayibeka khona kubo. Emva kwalokho wadinda isililo wathi ucela ukufuniswa ingane yakhe elahlekile. Kwabikwa yonke indawo kwacingwa, kwaphunywa inqina kamabuyaze ingazange itholakale ingane.
Wazakhela udumo ngezingoma okubalwa kuzo iWeekend Special, Too Late For Mama, Black President, Noma Kanjani, Vul’indlela nezinye.
Wazalelelwa eGoli kwathi eseneminyaka ewu-10 abazali bakhe babuyela eThekwini ngaphambi kokuqala ibandla ngo-1998.
Wazalelwa elokishini eNew Brighton, ePort Elizabeth, ngo-Ephreli 9,1942. Ngo-2017 waba yilungu lomdlalo weTV iScandal, umlingiswa wakhe kuwuLulama Langa, owayengunina kaSiseko Langa (okuyindawo eyayilingiswa nguHlomla Dandala). Wangena emkhakheni wokulingisa ngokudlala emidlalweni yeshashalazi eneminyaka ewu-19. Wagqama kakhulu ngokulingisa emdlalweni weshashalazi owawuthi Die Swerfjare van Poppie Nongena eCapab (Cape Performing Arts Board) Theatre eCape Town ngo-1981.
Wazalelwa kwaJikijiki eMvoti ngoSepthemba 17, 1983. Ushiye emhlabeni unkosikazi nengoduso, nezingane eziwu-14.
Wazama iminyaka engu-5 ukulungisa le nkinga.
Wazama ukufundisa amalungu aleli qembu izingoma ayeziqambele zona, ngisho nenoni elithi Nomathemba kodwa lazinqaba.
“Wazama ukulwa ezama ukuzikhulula, kodwa ngamhlula ngamandla,” kusho uMpungose.
Wazama ukuvula isitamkoko, wabona usana obeluphakathi wabiza abezimo eziphuthumayo namaphoyisa ukuze lutakulwe.
Wazamazamisa umhlaba wonke ngo-2012 eshayela iChelsea igoli lokulinganisa kwiBayern Munich selishonile emdlalweni wamanqamu eChampions League.
Wazenza umuntu oshintshile okwesikhashana. Kodwa akahlukananga nokukhohlakala, njengoba esazimisele ngokuba indlovukazi enamagqubu.
Waze wabala ukuthi uma amadoda engajwayelwa ukubotoza amabele abesifazane, nawo angakwazi ukuzwa uma sekukhona isigaxa esingaba wuphawu lomdlavuza webele. Kanjalo nabesifazane wabakhuthaza ngokuthi nabo kumele kube khona abakuncelayo.