input
stringlengths 1
130k
⌀ |
---|
We won joburg with no outright majority ,Smaller parties led by ActionSa and Eff ganged up against us and formed a DA led coalition. #Coalitions pic.twitter.com/xgD4uDxC0I |
We would like to confirm the signing of Lebogang Manyama. Welcome to the Kaizer Chiefs Family |
We would like to express our gratitude to him for all the efforts during his time at Kaizer Chiefs and wish him well. |
We would like to extend our deepest condolences to the family of Mam Magwaza-Msibi and the NFP. May the Living God give you strength and healing during this difficult moment. pic.twitter.com/YSgFhbv5oF |
We would like to share our love and happiness. We have been blessed two times over. We are incredibly grateful that our family will be growing by two, and we thank you for your well wishes. - The Carters |
Wexwayise amalungu omphakathi ngokuzijezisela abasolwa wathi amaphoyisa ngeke ananaze ukubopha labo abathinteka kulezi zigameko. Unxuse amalungu omphakathi ukuthi anikele emaphoyiseni ayobika ngezigameko zobugebengu. |
Wexwayise izigebengu ngokuthi azoke zizame ukuhlasela amaphoyisa zizowukhomba umuzi onotshwala ngoba ami ngomumo. |
Wexwayise ngokuthi lezi zindlela zokuzama ukuhlanza isitho sangasese yizona ezigcina zibeke abesifazane abaningi engozini yokungenwa wumdlavuza wesibeletho nezifo ezithelelana ngokocansi. |
Wezwa ngokudayiswa kwekhumbi iHi Ace wayithenga ngoR18 000 wayikhanda yafakwa emgwaqweni, ihambela phakathi kweDayveton neBenoni. |
Wezwa ukuthi ingane yakhe iyahlukunyezwa esikoleni ngesikhathi ibuya ishayiwe emasontweni amabili edlule. Uthole ukuthi ihlukunyezwa ngomunye umfundi omdala kunayo. |
What a Life – Sho Madjozi |
What are you looking at my boy? You will definitely make history again.Remember, 23 October 2016, together we wrote history in Borg El Arab Stadium. https://t.co/wKVgX5wvGS |
Whatever the circumstances. Some-one will have to account for the death of Adv Adelaide Ferreira-Watt in Umzimkhulu court yesterday. |
What Sbahle is doing is dangerous 🤦🏾♂️🙆🏾♂️ |
What type of conversations is Prince Kaybee having with his mom!!! I mean he even showed it to her to joke around it,what is this!!!??? |
When a person dies, who we had disagreements with, we (Africans) ignore the past disagreements and opt to only remember their good side. Why? We respect the mourning family and know raising our disagreements won't help in any way.May Karima Brown's soul rest in peace. |
When funds were mismanaged and artists/producers complained about splits, I always referred them back to Nota and Leroy as this is what they handled. |
When I left Soulistic, I took some time away from everybody. I distanced myself from any close influence. |
When people want what you have and have no idea how you got it. They'll find a ridiculous reason to justify their lack through something that is beyond their and your control. |
When political parties try to bully you out of your opinion... so much for democracy and freedom. 🤷🏽♀️ |
— When they see me♠🎲 (@ReelKaizerSoze) |
When we spoke briefly 3 weeks ago I quoted Ecclesiastes 10:4 "If a rulers anger rises against you do not leave your post; calmness can lay great offenses to rest." |
When your rivalries realise u r threatening their space; when suddenly newspaper columns right positive stories about u; when TV & radio stations invite u to their shows; your rivalries are not happy! When old videos taken ages ago suddenly resurface and occupy their social media space... It's their way of getting back at you! It's their way of protecting what they consider "theirs"! When suddenly u r breathing behind their necks & they feel u getting closer & closer; they don't like it.... Instead they try and shut the space for u! Not because u are their enemy... But because they don't like sharing the space!!! It's the first 'this and that' syndrome... When u post about the fruits of your achievements (car) and suddenly they feel the edge to show their fans that they have achieved better than you... Bathi uJealous but kodwa wena uzenzela into yakho!!! We have compromising videos abo! But we won't stoop to their level!!! Grow up black child... Kuyoze kube nini sivalelana ngaphandle!!! To my fans.... Ngiyaxolisa that le video making rounds idixizela igama le company phansi. Ngiyathembisa ukuqhubeka ngisebenze kanzima ukunijabulisa ngo 2018..... |
When you wake up to a |
Where to go in Africa? The choice is endless. |
While Pastor Alph Lukau is busy talking, I encourage to concentrate on the mouth of the guy in the coffin then you will decide if he was dead or not. |
While we make every attempt to settle claims as speedily as possible, this specific claim had to undergo further assessments. Old Mutual strives to pay claims speedily - 99% of funeral claims are paid within 8 hours once all requirements are met. |
White River is the gateway to the Kruger National Park and the premier private game reserves in the Greater Kruger National Park as well as incredible destinations in Mozambique and Swaziland, offering clients unique experiences that play a vital role in their recovery process. |
White River Manor opened its doors in 2015; however, the executive team and professional staff have decades of experience in the treatment of addiction. At the helm are Miles and Jeanine Fourie who have over 25 years experience between them working at a highly successful long-stay addiction treatment centre in South Africa. |
White River Manor provides clients with a safe and sober environment to heal. Fitness and exercise is an essential component of the recovery process and clients are encouraged to participate in activities designed to restore balance to their lives and rejuvenate mind, body and soul. |
White River Manor Wellness Centre lies nestled in a beautiful 100-year old garden on an 8-hectare property on the outskirts of the town of White River in South Africa. It’s an executive rehab centre offering a comprehensive treatment programme modified to the individual needs of clients seeking treatment for addiction. |
White Star Newcomer of the Year |
Who’s the real coach at Pirates? |
Why did the W.H.O. Ignore an email from Taiwanese health officials in late December alerting them to the possibility that CoronaVirus could be transmitted between humans? Why did the W.H.O. make several claims about the CoronaVirus that ere either inaccurate or misleading.... |
Why is it wrong to express that? |
Why is Rachel asking the public about her husband’s DMs and not Siya himself? 😂😂😂 |
Willie le Roux, Cheslin Kolbe, Lukhanyo Am, Damian de Allende, Makazole Mapimpi, Handre Pollard, Faf de Klerk, Duane Vermeulen (ukaputeni), Pieter-Steph du Toit, Kwagga Smith, Franco Mostert, Eben Etzebeth, Frans Malherbe, Malcolm Marx noSteven Kitshoff. |
Willie le Roux, Sbu Nkosi, Lukhanyo Am, Damian de Allende, Makazole Mapimpi, Handre Pollard, Faf de Klerk, Duane Vermeulen, Franco Mostert, Siya Kolisi (captain), Marvin Orie, Eben Etzebeth, Frans Malherbe, Bongi Mbonambi, Trevor Nyakane. |
Winsurance is something you have to see in real life to believe. The way our graphs stubbornly go up, at some point you may possibly wish to trade. Just choose your own broker independently and only receive free picks from The Winsurance Lab as long as you want to. |
Witbank Spurs v TS Galaxy (Puma Stadium, 3.30pm), Uthongathi v RichardsBay (Princess Magogo Stadium, 3.30pm), Maccabi FC v Pretoria University (Dobsonville Stadium, 3.30pm) |
With Showmax, you can download the shows you want to watch and take them with you on smartphones and tablets. Showmax is also available on laptops, smart TVs, gaming consoles and more. Read more here. |
WITH THAT BEING SAID, I WOULD LIKE TO APOLOGISE AGAON TO EVERYBODY, ESPECIALLY WOMEN. I AM SINCERELY SORRY |
Wits University v DUT (Tuks B Field, 1pm); North West University v University of Limpopo (Tuks B Field, 2.30pm); University of Johannesburg v University of Cape Town (Tuks Stadium, 4.30pm); Tshwane University of Technology v University of Pretoria (Tuks Stadium, 6pm). |
Wizkid -Nigeria; Aya Nakamura -Mali/France; Tiwa Savage - Nigeria; Toofan - Togo; Master KG- South Africa. |
“Wobheka ngoba kwezinye izikole kuntshontshwe amakhompyutha namabhodwe okuphekela izingane. Kusho ukuthi bebenzela ukuthi bayowadayisa,” kusho uThompson. |
wodwa ngesikhathi uMengameli Cyril Ramaphosa ememezela ukuthi usuzovunyelwa ukudayiswa ugwayi kodwa uDkt Dlamini Zuma wabuye wakuguqula lokho wathi ngeke udayise. |
#woke then as u r now, instead of trying to ridicule me. |
wokuvika izembe uma kuze kuphele unyaka esahlezi kule ndawo ngamaphuzu amathathu. |
wokwenza kahle wukuthi ziya eGold Coast nje |
Womabili abengenalo ijezi lokushintsha enkundleni kwaze kwakhishwa isinqumo sokuthi uqalwe phansi ngoLwesine. IPremier Soccer League ikhiphe isitatimende ithi izophenya ngokwenzekile. |
Womabili amadoda asazophenyisiswa ukuthi awakaze yini athinteke kwamanye amacala okudlwengula. |
Womabili amagoli abo abenoPercy Tau phakathi; uliphekile elikaLebese, waliphaka elikaManyisa. |
Womabili amagoli ashaywe nguNtshikelelo Nyauza ngesiwombe sokuqala. Phezu kokuba umqeqeshi wePirates uMilutin Sredojevic esekhale waze waba nesilokozane ngokuhlulwa amathuba kwabadlali bakhe kodwa nayizolo ubhekane nesimo esifanayo. Ngaphansi kobuholi bakhe leli qembu lisawine imidlalo emine kuphela kwiPremiership. |
Womabili amagoli enqobe ngawo iMaritzburg, abhakuziswe nguJudas Moseamedi ngesiwombe sesibili. Elokuqala ulingqomfele phakathi ngekhanda ngomzuzu ka-65 ngemuva kwebhola ebeligotshwe uMalebogo Modise, kwathi elesibili walishaya ngomzuzu ka-79 ebhuquzisa uRamahlwe Mphahlele ngaphambi kokubhakuzisa inethi, ehlula uDaniel Akpeyi. |
Womabili amagoli kaGriezmann noJedinak kube amaphenathi akhalisayo kwazise kweyeFrance kube nehaba ngokumakwa kukaGriezmann ebhokisini kanjalo no-Samuel Umtiti kuthiwe uphebeze ibhola ngesandla kodwa akubonakalanga kanjalo sekushaywa ngonyawo lonwabu. |
“Womabili amaphoyisa athole usizo lwezempilo kodwa uGovender ubuyele emsebenzini emva kokuxilongwa ngabezempilo”. |
Womabili amaqembu abefike emdlalweni enamaphuzu amathathu ngemuva kwemidlalo yokuvula yeligi yangempelasonto edlule. |
Womabili amaqembu abesethengana, kubonakala ukuthi imimoya iphezulu. Nokho umdlalo ugcine uze waphela kungekho elithola igoli. |
“Womabili amaqembu afuna umgcini mafa uLeigh-Ann Mathys akhishwe esikhundleni. Kukhona abafuna uVeronica Mente athathe izintambo kuDali Mpofu,” kuchaza lomthombo. |
Womabili amaqembu ahlulekile ukukhanda amathuba acacile okushaya amagoli kwaze kwafika ekhefini iCity isahamba phambili ngo 1-0. |
Womabili amaqembu anabadlali abahle futhi ayashintsha kulokhu kuvela abadlali abasha okuyinto enhle ngala maqembu,” kusho * -Essien.
Womabili amaqembu anamaphuzu amane. ISpain sizobhekana neMorocco kuthi iPortugal iqhuthane ne-Iran.
Womabili amaqembu aqede umdlalo eseshoda njengoba uThembinkosi Lorch noPuleng Tlolane bekhishwe ngekhadi elibomvu ngesiwombe sokuqala.
Womabili amaqembu asekusho ngaphandle kokunanaza ukuthi afuna ukuzibona kowamanqamu eNelson Mandela Bay Stadium ngoDisemba 8.
Womabili amaqembu asemsileni we-log yePremiership, ngamaphuzu ayisishiyagalolunye, emidlalweni engu-15. Okuwahlukanisile nje, ukushaya nokungenelwa kwawo amagoli.
Womabili amaqembu awakaze asinqobe isicoco salo mqhudelwano, nakuba eseke afinyelela kowamanqamu. I-UWC isifinyelele amahlandla amahlanu kweyamanqamu, kanti iTuks isafinyelele kanye kuphela.
Womabili amaqembu awatholile amathuba kodwa atshengisa ukuba buthuntu phambi kwezinti.
Womabili amaqembu awatholile amathuba ngasekugcineni umdlalo usuvulekile kodwa angawasebenzisa waphela ngo 3-0.
Womabili amaqembu aya kulo mdlalo ephuma esibhaxwini.
Womabili amaqembu aye emdlalweni kukhalwa ngenkinga efanayo. Ngokuhlulwa yiSundowns, iPirates bekuwumdlalo wesine ihluleka ukunqoba.
Womabili amaqembu aye emdlalweni wayizolo ephuma esibhaxwini kweyeligi. ICeltic ishaywe womafikizolo iSwallows kwathi iSuperSport yabhaxabulwa yiLamontville Golden Arrows.
Womabili amaqembu aye kulo mdlalo ngenhloso yokubuyisa ukuzethemba kuwona, kwazise womabili awamile kahle kumalog amaligi adlala kuwona. IChippa ivika izembe kwiDStv Premiership njengoba isendaweni ka-15 kwi-log yePremiership, kanti iCallies engomakoti kwiGladAfrica Championship yona isendaweni ka-11 kwi-log yalesi sigaba.
Womabili amaqembu azobe edlala okwesithathhu kowamanqamu weMTN8. ICity yahlulwa kowamanqamu ngo-2017 yabe isiyiphakamisa le ndebe ngo-2018.
Womabili amaqembu azobuyela ensimini ngemidlalo yeDStv Premiership, njengoba Abafana Bes’thende bezodudulana neTS Galaxy ngoSepthemba 11, kuthi amaSandawane abuyele ensimini ngomdlalo onzima neKaizer Chiefs ngoSepthemba 12, eLoftus Versfeld Stadium, ePitoli.
Womabili amaqembu azoya emdlalweni eshayela phezulu njengoba enqobile ngempelasonto.
Womabili amaqembu iPirates okumele idlale nawo asembangweni wesicoco nayo (iPirates). Uma iPirates iwina ngoMsombuluko ozayo ingazithola isilingana ngamaphuzu neDowns. Lokhu kungayibeka endaweni enhle uma inqoba kwiWits ngoba ingavula igebe lamaphuzu amathathu esicongweni.
Womabili amaqembu kuzomele amelane nomdlalo osheshayo. Siyibonile indlela amaBulls aqale ngayo ngesikhathi edla iWestern Province kowandulela owamanqamu. Abeshisa kakhulu emizuzwini engu-20 yokuqala," kusho u-Everitt. |
Womabili amaqembu nabaxhasi bakhethe le nkundla ngenxa yokuthi isezingeni eliphezulu futhi isike yasingatha imidlalo eminingi emikhulu ngaphambilini. Amaqembu womabili agculisekile nangokuthi iphakathi nendawo. |
Womabili amaqemu aze emdlalweni egajwe wusizi lokunganqobi. Osokhaya AmaZulu abakawini emidlalweni emithathu yeligi ngemuva kokushaywa kwemibili edlule, nokuqubule izinkulumo zokuthi lingase ligcwale umoya ibhantshi kumqeqeshi uCavin Johnson uma bethola isibhaxu kwiPirates. |
Womabili amarekhodi kaKlose, elamagoli amaningi kanjalo nelemidlalo eminingi, izinombolo zikhomba ukuthi kuzoba lukhuni satshe ukuwaphula noma ukuwafica. |
Womabili amazwe kubhekeke ukuthi avale izitha zawo umlomo ngokunqoba isicoco seNdebe yoMhlaba ngoba anayo yonke inhlobo yekhono kodwa awakaze anqobe umqhudelwano omkhulu we-International Cricket Council. |
Womabili aqale kahle esigabeni esiphezulu kodwa iRoyal AM kumanje isendaweni yesine kwi-log ngamaphuzu angu-18 kanti iSekhukhune isendaweni yesihlanu ngamaphuzu angu-17. |
Womabili la mafolosi abambene ngamagoli angu-11 kanti asalelwe umdlalo owodwa ukucacisa ngozogoduka nomklomelo. |
Womabili la maphenathi afake iSuperSport ehlazweni kwazise bese kungamaphenathi amathathu elandelana ewatholayo kodwa ihluleka wukuboniswa inethi. |
Womabili la maqembu abalwa nalawo asayiqale kahle le sizini, njengoba iSundowns kuyiyona esahlezi phezulu kwi-log ngamaphuzu angu-10, kanti i-TS Galaxy isendaweni yesithathu ngamaphuzu angu-9 kanti futhi ayikashaywa. |
Womabili la maqembu abedinga ukuwunqoba lo mdlalo ngemuva kokuhlulwa emidlalweni yawo yokuqala eqoqweni uGroup 1. |
Womabili la maqembu abewadinga ngokufanayo amaphuzu kulo mdlalo, ikakhulukazi iTeam of Choice elwa nokusuka endaweni ka-15 ku-log, kanti Amakhosi nawo abesendaweni engeyinhle ka-13 ku-log ngaphambi komdlalo wayizolo. |
Womabili la maqembu abeze kulo mdlalo ethole imiphumela engafani njengoba iChiefs ebingosokhaya ibize kulo mdlalo izikhotha amanxeba ngemuva kokuguqiswa yiStellenbosch FC ngo 1-0 ngoLwesibili, kanti iPirates yona ibize kulo mdlalo kuthe gidi isibindi ngemuva kokushaya iSekhukhune United ngo 2-1. |
Womabili la maqembu abuye ngomfutho ofanayo ekhefini kodwa nakhona bekuseyinto efanayo nebeyenzeka kwesokuqala isiwombe zithengana futhi ziphaselana ngaphandle komphumela oncomekayo. |
“Womabili la maqembu adlala kahle kulezi zinsuku, ikakhulu iSundowns. Kulo mdlalo impi izoba kakhulu esiswini nokuyilapho zonke izinto ziqala khona ukwenzeka. Umdlali onjengo-Andile Jali noThemba Zwane yibona engibabona bezokwenza izinto zenzeke esiswini seSundowns, bese kuzoba uPeter Shalulile oyingozi kakhulu kulezi zinsuku phambi kwamapali. |
Womabili la maqembu akulula ukuwashiya ngaphandle uma uhlawumbisela kwangase adliwe yizembe kule sizini. |
Womabili la maqembu angene emdlalweni wayizolo esanqobe imidlalo emithathu kuphela yeligi kusukela kuqale isizini ka-2017/2018. |
Womabili la maqembu aqale lo mdlalo iwini imqoka ngendlela efanayo kuwona njengoba egida ngasemsileni kwi-log. |
Womabili la maqembu asalelwe yimidlalo emihlanu ukusonga isizini. |
Womabili la maqembu aseNingizimu Afrika, okuyiwona athwele amathemba okubuyisa udumo lwango-1995 nango-2016, azokwazi ngoDisemba 28 ukuthi aqhathwe nobani emaqoqweni awo. Phakathi kwamaqembu asevele azibekele indawo singabala oTP Mazembe yaseDemocratic Republic of Congo (DRC), Esperance (Tunisia). Waydad Casablanca (Morocco), CS Contantine (Algeria); Lobi Stars (Nigeria), Ismaily (Egypt) neFC Leopards (Zimbabwe). |
Womabili la maqembu ashayane aze abukana e-Orlando Stadium izolo ebusuku, abuyele emakhaya engazange akuthole abekuyele enkundleni njengoba isizini isiyela emaphethelweni. |
Womabili la maqembu atheleke eMelika ngesonto eledlule lapho ebesayozizwisa khona yonke into ethinta leli dolobha ukuze kuthi kuqala imidlalo bonke abadlali sebejwayele konke abazobhekana nakho. Kuwathathe amahora angu-25 womabili la maqembu ukuba afike eMelika njengoba edlule naseFrankfurt, eGermany. |
Womabili la maqembu avumile ukuthi aseke aba nemihlangano ne-ANC kanye ne-IFP kodwa athe akukho obekusavunyelwene ngakho. |
Womabili la maqembu aya kulo mdlalo ehambela phezulu kulandela ukunqoba emidlalweni edlule. |
Womabili la maqembu aya kulo mdlalo ezimisele ngokuthola amaphuzu agcwele ngezizathu ezahlukene. EzikaSurprise Moriri zivule ngesibhaxu zishaywa yiSupersport kowomkhaya, kwathi ezikaNini Vilakazi zadlala ngokulingana ne-Arrows komunye womkhaya. |
Womabili la maqembu azonqwama kwi-semifinal yokuqala e-Orlando Stadium, eSoweto ngo-2 ntambama, ngaphambi koweWits neSundowns ngo-7 ebusuku, awakaze adlale kowamanqamu eNedbank Cup. |
Womabili la maqembu azothola isikhathi esingconywana sokuzilungiselela imidlalo elandelayo njengoba ezoze adlale ngempelasonto yangoSepthemba 12. |
Womabili la maqembu eze kulo mdlalo enezinhloso ezahlukene. IFree State ifuna ukubaleka ekubalweni nezembe kanti Abafana Bes’thende basabheke indawo kwi-Top 8. |
Womabili la maqembu, iChiefs neSundowns, abuyela enkundleni namuhla kulandela ukuhlubana kwawo nokuze kwagcina ngokuthi lugobe uphondo ngo 1-0 kwelasePhefeni emdlalweni obungoLwesine ebusuku. |
Womabili la maqembu izinto kaziwahambeli kahle njengoba evika izembe. ISpurs isendaweni yokugcina ngamaphuzu awu-21 emuva kwemidlalo ewu-28, bese Ubuntu bulale kweyesi-13 ngamaphuzu awu-31 emuva kwemidlalo efanayo. Ngeledlule Ubuntu bubhaxabule iSpurs ngo-3-0. |
Womabili la maqembu ngokwedlula amaphuzu angu-30, aselivikile izembe ngokomlando wePremiership. |
Womabili la maqembu ngokwehlukana, ngokuka-18 efika kuma-quarterfinal eChampions League. |
Womabili la maqembu okuhlale kunezidubedube uma ehlangene anamaphuzu ayisithupha. Konke kuyalingana kwiSundowns neWydad ngaphandle kokuthi leli qembu laseMorocco lingcono ngegoli elilodwa kwezikaPitso “Jingles” Mosimane. |
Womabili la maqembu sekuphele iminyaka engayazi injabulo yezicoco. |
Womabili la mazwe ayizimbangi kuzona zonke izigaba, aqale umdlalo esevele eyibekile indawo kwiNdebe yoMhlaba ezoqala ngoMeyi 25 ePoland. ISenegal ikhiphe Amajita ebumnandini ngesikhathi iwashaya ngo 1-0 sekusele imizuzu embalwa ukuthi uphele owandulela owamanqamu. ISenegal iwugijime neMali owamanqamu nayo ekhiphe iNigeria ngo 1-0 kowayo owandulela owamanqamu. |
“Womabili la mazwe azobe ehamba phambili ngabadlali abanezimpande zangaphandle, mhlawumbe nathi kumele sibalandele sitshontshe kula mazwe agcwele la eNingizimu Afrika,” kuncokola uBooth. |
Womabili lawa makomiti asola uNgubane ngokuzama ukuhlwitha umhlaba kwabawubuyiselwa. Kuthiwa usungule ikomiti lesithathu elingazange lethulwe kubanikazi bomhlaba, leli komiti eliholwa nguye belithi amasimu mawangabe esalinywa kodwa aqashiswe kumlimi omhlophe owaziwa yikomiti lakhe. |
Womabili lawa maqembu abeyinqobile imidlalo yawo yokuqala kulo mqhudelwano. INigeria yaguqisa iMali ngo 2-0, iBanyana yadla iGhana ngo 3-0. |
Womabili lawa maqembu aqhubekile nokuvalelana esiswini kwaze kwayiwa ekhefini ebambene ngo-0-0. |
WOMAN IN CONSTRUCTION: Nana Mzila, Precious Nyauza, Xolo Ndunakazi. |
WOMAN IN FINANCE: Zibu Sibiya, Nompumelelo Mkhwanazi, Nokwazi Chonco, Simbongile Mbalekwa, Nozipho Ndlovu. |
Subsets and Splits
No saved queries yet
Save your SQL queries to embed, download, and access them later. Queries will appear here once saved.