input
stringlengths
1
130k
UZuma ubuyela enkantolo nje, kuphela iminyaka emithathu asula esikhundleni ngo-2018 Febhuwari, edilizwa yisigungu esiphezulu se-ANC kuzwelonke. Ngenyanga ezayo kuphela iminyaka emithathu kwavuselelwa amacala akhe enkohlakalo yokuthengwa kwezikhali.
UZuma ubuye wakugcizelela ukuthi akagolozeli umthetho wakuleli kodwa uvukela amajaji athile akhohlakele abolisa izinkantolo ngezizathu ezithinta ipolitiki.
UZuma ubuze ukuthi sikhona yini isidididi ngalokhu?
UZuma ucelwe umkhandlu ukuba aqophe izingoma zakhe zomzabalazo kubalwa nedumile ethi Umshini Wami ngo-Ephreli kulo nyaka.
UZuma uchaze indlela obhuti bakaWatson abebehlakaniphe ngayo kwezamabhizinisi njengoba ebalule ukuthi wahlangana nabo besebenza ngaphansi kwe-ANC kodwa bengaziwa kakhulu.
UZuma udalule lokhu ngoMsombuluko ngesikhathi eqala ukufakaza kwikhomishi ephenya ngokulawulwa kombuso yidlanzana. Ngesikhathi eqala ukufakaza uZuma, ummeli wakhe u-Adv Muzi Sikhakhane uqale wacacisa ngokubhalela kwakhe ikhomishini eyicela ukuthi imthumelele imibuzo ngaphambi kokuthi avele. USikhakhane uveze ukuthi akukho kuhle ukuthi kule khomishini kunabantu asebebukwa njengamaqhawe abanye babukwa njengabasolwa ekubeni yasungulelwa ukuthi ithole iqiniso ngokulawulwa kombuso yidlanzana.
UZuma udedelwe ngoshwele wokugula edonsa isigwebo sezinyanga ezingu-15 ejele eMtshezi. Okususe umsindo kakhulu wukuthi uKhomishini wamaJele uMnuz Arthur Fraser ucashunwe kwabezindaba ethi wuyena ogunyaze ukukhishwa kukaZuma nakuba ibhodi likashwele kade libeke umbono ohlukile. UZuma walahlwa yicala lokwedelela umyalelo wenkantolo wokuthi aye kukhomishini kaZondo.
UZuma udedelwe ngoshwele wokugula ngesonto elidlule, esadonse izinyanga ezimbili zesigwebo sakhe sezinyanga ezingu-15 edonsa ejele ngecala lokwedelela umyalelo weNkantolo yoMthethosisekelo.
UZuma udedelwe ngoshwele wokugula ngeSonto, esadonse izinyanga ezimbili zesigwebo sezinyanga ezingu-15 ebhadla ejele ngecala lokudelela umyalelo wenkantolo yoMthethosisekelo.
UZuma udedelwe ngoshwele wokugula nguFraser ngeSonto, emva kokuchitha izinyanga ezimbili zesigwebo sezinyanga ezingu-15 asinikwa yiNkantolo yoMthethosisekelo ngokudedela umyalelo wayo.
UZuma udinga imvume eMnyangweni wezokuHlunyeleliswa kweziMilo ukuze akwazi ukuhambela lo mngcwabo njengoba edonsa isigwebo sezinyanga ezingu-15 ejele eliseMtshezi, ngecala lokwedelela umyalelo weNkantolo yoMthethosisekelo.
UZuma udingeka kwikhomishini ngo-10 ekuseni phakathi koMsombuluko nongoLwesihlanu.
UZuma, udonsa isigwebo sezinyanga ezingu-15 ebhadla ejele eliseMtshezi ngecala lokudelela umyalelo weNkantolo yoMthethosisekelo. Ungeniswe esibhedlela esingaphandle kwejele emasontweni edlule.
UZuma udonsa isigwebo sezinyanga ezingu-15 ejele eMtshezi ngecala lokwedelelela umyalelo wenkantolo. UZuma ungeniswa esibhedlela nje bekulindeleke ukuthi abuyele eNkantolo eNkulu eMgungundlovu ngoLwesibili lwesonto elizayo lapho kuqhubeka khona icala lenkohlakalo abhekene nalo.
UZuma udonsa isigwebo sezinyanga ezingu-15 ejele lase-Estcourt ngecala lokwedelela umyalelo wenkantolo.
UZuma ufake isicelo ngokusemthethweni ngoMsombuluko, lapho enxuse khona uZondo ukuba angabi yingxenye yekhomishini uma yena esefakaza ngoba banobudlelwane.
UZuma ufake isicelo sokuthi amacala ahoxiswe unomphela kodwa umbuso uyakuphikisa lokho.
UZuma ufike ehamba nomunye wamakhosikazi akhe, uNkk Thobeka Zuma (oKaMadiba) yena oyilungu lokuqina lamaSheshi ngaphansi kweDayosisi yaseNatal eyenganyelwe nguMbhishobhi Dino Gabriel.
UZuma ufuna achithwe amacala angu-16 enkohlakalo, ukukhwabanisa nokushushumbisa imali ngendlela engekho emthethweni uma kuwukuthi siyaphumelela isicelo sokuba kushenxe uDowner.
“UZuma ufuna ukuzifikela mathupha enkantolo, ufuna ukwethula ubufakazi kulesi sicelo asifakile.”
UZuma ugwetshwe izinyanga ezingu-15 ebhadla ejele yiNkantolo yoMthethosisekelo ngokudelela umyalelo wenkantolo.
UZuma uhamba icala elihambisana nesivumelwano sokuthengwa kwezikhali lapho okusolwa ukuthi wathola amantshontsho.
UZuma uhamba icala lenkohlakalo yokuthengwa kwezikhali elingena eNkantolo eNkulu eMgungundlovu. Okhulumela uPhiko lwezokuShushisa u-Advocate Mthunzi Mhaga, uthe bawutholile umbiko wezempilo.
UZuma uhambele esigodlweni KwaKhangelamankengane lapho ehlangane khona neSilo.
UZuma uhlasela ngabameli bakwaThusini Attorneys kanti owenza izethulo ngu-Advocate Dali Mpofu SC, okubhekwe ukuthi abeke izizathu ezidala ukuthi bangamfuni u-Adv Downer SC
UZuma uhlulekile ukuzinikela emaphoyiseni zingakapheli izinsuku ezinhlanu abezinikeziwe ukuba ayoqala ukudonsa isigwebo sezinyanga ezingu-15 asigixabezwa yiNkantolo yoMthethosisekelo.
UZuma ujatshulelwe ngesikhathi efika emcimbini engena etendeni, waze wabaculela ingoma yakhe yodumo ethi Umshini Wami.
UZuma ujikele kuNgcuka wathi ngo-2003 esitatimendeni wathi bangakwazi ukumshushisa ngempumelelo.
UZuma uke wafakaza kule khomishini, washiya phakathi efuna usihlalo wayo ahoxe uma yena ezofakaza, ekhala ngokuthi banobudlelwane bangasese. UJaji Raymond Zondo, usihlalo wale khomishini, wachitha isicelo sakhe.
UZuma uke wakhala ngoDowner efuna ahoxe ekushushiseni icala lakhe lenkohlakalo.
UZuma ukhale kakhulu ngendlela abebuzwa ngayo futhi kulindeleke ukuthi angene agxile uma ephendula le mibuzo. Uthe okuningi ubengakukhumbuli ngoba yena ubengasebenzi ngaleyo mininingwane.
UZuma ukhulume nabebezothandaza esebenzisa ezobuchwepheshe ngoba akazange afike kulo mkhuleko. Bekungokokuqala ekhuluma nabalandeli bakhe selokhu adedelwa ngoshwele wokugula ngenyanga eyedlule. Utshele abebehambele umkhuleko ukuthi isimo abhekene naso sinzima.
UZuma ukhulume ngokukhathazeka kwakhe ngombiko okhishiwe omayelana nokufa kukaWatson aveze ukuthi awuqondakali kahle. UZuma ugcizelele ukuthi uphenyo olubanzi yilona oluzoxazulula lolu daba ngoba akucaci ukufa kukaWatson. UZuma, obe esevala ngegoma azakhele ugazi ngayo ethi "mshini wami", uthe iyamkhathaza indaba yokubulawa kwamaqabane.
UZuma ukhulume okokuqala nabalandeli bakhe ngeSonto ntambama lapho aveze khona ukuthi kumjabulisile ukubona abantu belwela ilungelo lomunye. Uthe lokho kumnikeze ithemba lokuthi akekho ozodukisa abantu esebenzisa izinkantolo.
UZuma ukuchithile ukuthi amaGupta ake aba nesandla ekuqokweni kongqongqoshe.
UZuma ukuchithile ukuthi ukungena kwakhe kwezepolitiki ngamaqhinga kayise okuqhubeka nokuba namandla kuhulumeni wakuleli.
UZuma ukugcizelele ukuthi ubungeke uhambe ugesi ukube sasayinwa lesi sivumelwano neRussia.
UZuma ukuphikile ukuthi wake wathi akufakwe uMnuz Siyabonga Gama njengesikhulu esiphezulu eTransnet.
UZuma ukuqinisekisile ukuthi uzilolonga nabo uKhuboni oke wayibamba nakwiHighlands Park. Nakuba engafunanga ukudalula imininingwane, uthe konke sekulele kubanikazi beqembu.
UZuma ulandela ezinyathelweni zeSilo Samabandla, uZwelithini noNgqongqoshe wezobuCiko namaSiko kuzwelonke, uMnuz Nathi Mthethwa.
UZuma ulaxazwa abameli nje usanda kulahlwa yinkantolo edlulisa amacala ethe uZuma kwakungamele akhokhelwe izindleko zamacala akhe enkohlakalo.
UZuma umangalelwe nenkampani ekhiqiza izikhali yaseFrance, iThales, eyahlomula ngesikhathi elakuleli lithenga izikhali eminyakeni engu-20 eyedlule.
UZuma umangaze iJaji uRaymond Zondo engasabuyi ekubeni engazange ayithole imvume yokwenza lokhu.
UZuma uncome amaphoyisa ngokubopha le ndoda wathi umsebenzi wawo awufanele uphelele esithubeni kodwa kufanele agwetshwe kanzima owebe imfuyo.
UZuma unethuba lokwenza okubili ngala macala.
UZuma ungaphansi kukaphromotha uThobile Khumalo weDiva Studios Promotion. Nokho impi kaZuma yokuqala wayilwa ngaphansi kweZantsi Promotion ephethwe uMbali Zantsi.
“UZuma ungomunye wethu, yingakho sizomeseka, siphinde simvikele.”
UZuma unguSotswebhu omkhulu esiShayamthetho sesifundazwe kanti futhi uke waba unobhala we-ANC esifundazweni.
UZuma unikezwe izinsuku ezinhlanu ukuba azinikele esiteshini samaphoyisa eNkandla noma eGoli.
UZuma unikezwe izinsuku ezinhlanu ukuba azinikele esiteshini samaphoyisa eNkandla noma eGoli. ISonto leli elibalwa phakathi kwezinsuku angase akhulume ngazo, wusuku lokugcina lokuthi azinikele emaphoyiseni. Amaphoyisa ayalelwe ukuthi kungapheli izinsuku ezintathu engambophile uZuma uma ehluleke ukuziyela yena esiteshini.
“UZuma unqabile ukuhlolwa ngabanye odokotela abebezoqinisekisa umbono wodokotela bakhe. Siyakhumbula sonke ukuthi uSchabir Shaik waphuma ngoshwele wokugula kuthiwa usengafa noma inini kodwa usazidlalela igalofu, ngokwazi kwami. Angifuni ukuthi izimo zabo ziyafana, kodwa kade kudlalwa ngathi kuleli, akusekho lula ukuthemba izinto zikahulumeni,” usho kanje.
UZuma unxuse abalandeli bakhe ukuba bazikhulume ngaphakathi kwi-ANC izinto abangajabule ngazo.
UZuma uphawule kanje ngaphandle kweNkantolo yeMantshi eRandburg, lapho bekuvele khona uDuduzane ngecala lokubulala ngokungenhloso uNksz Phumzile Dube ngo-2014. Iphephandaba lansuku zonke, iSowetan, likhulume noZuma oveze ukuthi akakholelwa ngukuthi kunobufakazi obanele obukhombisa ukuthi waba budedengu.
UZuma uphawule ngemuva kokuthi uNobhala Jikelele, uMnuz Ace Mgashule ekhiphe isitatimende ngoLwesithathu ebusuku naso sigxibha uHanekom.
UZuma uphebeze lezi zinsolo ngesikhathi evela kwikhomishini ephenya ngokulawulwa kombuso yidlanzana ngoLwesithathu.
UZuma uphinde wakhala ngokukhiswa inyumbazane kwalabo abakholelwa kumgomo we-ANC wokuthi kushintshwe umnotho, iRadical Economic Transformation.
UZuma uphinde walwa nokubizwa kwale khomishini ngekhomishini ephenya ngokulawulwa kombuso yidlanzana. Uthe leli temu liyihaba ngoba akuzona zonke izinhlaka zombuso ezibhekene nenkohlakalo.
UZuma uphinde wanxusa abantu ukuthi baqhubeke bathenge amathikithi ngoba usuku lomcimbi luyasondela, kufanele bayoqopha umlando.
UZuma uphinde waziqhelelanisa noNkk Mentor, ethi akakaze ahlangane naye. Ukuchithile ukuthi uNkk Mentor waxoshwa njengosihlalo wamabhizinisi kahulumeni ngoba anqaba ukuhlangana noZuma eseChina.
UZuma uphume egadwe ngabaqaphi bakhe ngojenga lwezimoto, abaphume bendiza. Baphuma nje, amaphoyisa abesesondele emzini wakhe, esekulungele ukumbopha. La maphoyisa abehamba ngojenga lwezimoto ezingaphezu kuka-30.
UZuma uqale isigwebo izolo ejele lase-Estcourt.
UZuma uqale ubufakazi ngokutshela ikhomishini ukuthi umsizi wakhe uthole ucingo kumuntu angamazi emtshela ukuthi bazombulala (uZuma) nezingane zakhe.
UZuma uqale ukufakaza kule khomishini ngoMsombuluko lapho aveza khona ukuthi ukuba kwakhe kule khomishini kuyingxenye yetulo elidala lokudicilelwa kwesithunzi sakhe. UZuma akavelanga kwikhomishini ngoLwesine kulandela ukukhalaza kwakhe nabameli bakhe ngendlela abebuzwa ngayo imibuzo ummeli wekhomishini ohola ubufakazi, u-Advocate Paul Pretorius.
UZuma uqale ukufakaza kwikhomishini ephenya ngokulawulwa kombuso yidlanzana kuleli izolo lapho aveze khona ukuthi ukubizelwa kwakhe kule khomishini kuyingxenye yetulo elidala lokudicilelwa kwesithunzi sakhe.
UZuma uqhubekile nokwethula ubufakazi izolo, echitha ubufakazi obumhlanganisa nezenzo ezingalungile nomndeni wakwaGupta. Kuningi futhi abengakukhumbuli kule minyaka engu-9 ephethe njengomengameli kuleli.
UZuma uqhube wahlaba isinqumo sikaJaji Raymond Zondo, ongusihlalo wekhomishini, sokunqaba ukuhoxa kule khomishini nakuba kunobufakazi bokuthi babenobudlelwano kudala.
UZuma uqhube wakhumbuza abantu bakuleli ukuthi uZondo wasichitha isicelo sakhe sokuthi ahoxe njengoSihlalo weKhomishini. Uthe ngemuva kwesinqumo sikaZondo lolu daba walufaka enkantolo, njengamanje usalinde isinqumo sayo ngokuhoxa kukaZondo.
UZuma uqhube waveza ukuthi esinye isifiso sakhe ukulungisa indaba yabantu bokufika kuleli nokuqeda ukuhlaselwa kwabo kuleli.
UZuma usabise ngokuthi uzofaka isicelo sokuba ijaji lingabe lisaqhubeka nokulalela ubufakazi bakhe. Ummeli kaZuma, uMnuz Eric Mabuza, uthe uzosifaka namhlanje isicelo.
UZuma usanda kubhalela uRamaphosa lapho ekhalaza khona ngokuputshuzwa kwale ncwadi.
UZuma usanda kudedelwa ngoshwele wokugula emuva kwezinyanga ezimbalwa eqale isigwebo sakhe ejele laseMtshezi, ngecala lokwedelela umyalelo wenkantolo. Akaze abonakale emphakathini selokhu ethola ushwelwe
UZuma usanda kudedelwa ngoshwele wokugula esadonse izinyanga ezimbili zesigwebo sezinyanga ezingu-15.
UZuma usanda kugwetshwa izinyanga ezingu-15 ebhadla ejele yiNkantolo yoMthethosisekelo emthole enecala lokwedelela umyalelo wayo wokuba ayophendula imibuzo kwiKhomishini ephenya izinsolo zokuLawulwa koMbuso yiDlanzana.
UZuma usanda kuqinisa ithimba labameli bakhe ngaphambi kwecala lakhe okulindeleke ukuthi lingene eNkantolo eNkulu yaseMgungundlovu ngenyanga ezayo ngokuqasha uqweqwe lommeli uMnuz Eric Mabuza.
UZuma usesabise ngokudlulisela lolu daba phambili uma uRamaphosa nenkantolo behluleka ukuthathela uDowner izinyathelo.
UZuma usezinkingeni futhi udinga lonke uhlobo losizo kungakhethi ukuthi luvela kubani nokuthi luza ngandlelani ukuze azivikele. Silibonile icala lakhe eliqhubekayo enkantolo liphenduka inkundla yokuzakhela abalandeli ngokuheha ngisho abaholi bamaqembu ayizitha ze-ANC. Yingakho iqhaza lakhe emkhankasweni we-ANC wokhetho lingadida abavoti. Ngemuva kokuvela eNkantolo eMgungundlovu, uZuma wakhankasela uMnuz Mngxitama weBlack First Land First ngesikhathi ekhuluma nabalandeli be-ANC. Wabe ethula inkulumo emi esteji esasinezingqewmbe ezazibhalwe ukuthi “ngokhetho luka-2019 siyovota ngokulawulwa onembeza bethu.” Magashule
UZuma ushaqe abaningi kuleli ngoMsombuluko eshicilela isitatimende ecacisa ukuthi ayikho into asazoyikhuluma nekhomishini kaZondo kulandela isinqumo seNkantolo Yomthethosisekelo esimphoqayo ukuthi ayophekwa ngemibuzo kuyo.
UZuma ushiye ekubeni umengameli wale nhlangano emva kokuphela kwehlandla lakhe lokugcina, obekungelesibili.
UZuma ushiye ekubeni umengameli wale nhlangano ngoDisemba emva kokuthi kube nenkomfa yokukhetha ubuholi be-ANC owawuseNasrec eGoli nyakenye lapho okwaphumelela khona uRamaphosa.
UZuma usho lokho ngomlomo wommeli wakhe u-Advocate Muzi Sikhakhane, ngesikhathi efaka isicelo sokuba uZondo ahoxe ekubeni usihlalo wale khomishini uma uZuma ezothula ubufakazi.
UZuma usho lokhu ekhuluma nabalandeli bakhe ngaphandle kwenkantolo enkulu yaseMgungundlovu ngoLwesihlanu.
UZuma usola uDowner ngokuchema nangokuputshuzela intatheli incwadi yokugula kwakhe.
UZuma usolwa ngokufumbathiswa intshontsho iThales, okuyiyo eyahlomula ngethenda ngesikhathi elakuleli lithenga izikhali.
UZuma usolwa ngokugwazisa ngo-1998 kuya ku-1999 ngesikhathi kuthengwa izikhali.
UZuma usolwa ngokumukela intshontsho laminyaka yonke likaR500 000 kule nkampani ukuze ezoyivikela ukuba ingaphenywa.
UZuma usolwa ngokumukela intshontsho likaR500 000 laminyaka yonke kule nkampani.
UZuma usolwa ngokuthi wathola imali yokumgwazela ngesikhathi kunesivumelwano sokuthengwa kwezikhali kodwa uyawaphika amacala. Kumanje uZuma ungaphandle ngoshwele wokugula emuva kokulahlwa yicala lokwedelela inkantolo wase egwetshwa izinyanga ezingu-15 ejele eMtshezi.
UZuma usolwa ngokwamukela intshontsho likaR500 000 minyaka yonke kule nkampani eyahlomula ngesikhathi elakuleli lithenga izikhali eminyakeni ewu-20 eyedlule.
UZuma usuke eClermont waya eMgungundlovu lapho efike wakhuluma namalungu enhlangano. Ngaphambi kokuthi afike eClermont ubeqale eMlaza waphinde wahlangana nabantu asebekhululile edolobheni eThekwini.
UZuma uthe abakhulumi neGcokama kodwa bakhuluma nemenenja yakhe okuyiyona abavumelana nayo ngezinto ezilithintayo.
UZuma uthe abakufunayo wukuba kushenxe umshushusi omkhulu wecala, u-Advocate Billy Downer, amsola ngokuchema.
UZuma uthe abanye abantu asebefakazile kule khomishini bathunyiwe ukuzodicilela phansi isiuthunzi sakhe, wabala uRamathlodi njengomunye wabo abuze ukuthi sasikuphi isidingo sokuthi athi 'udayise' ngezwe.
UZuma uthe akakungabazi ukuthi leli cala lizophela maduze njengoba vele kalikho.
UZuma uthe akazi ukuthi kungani bekhishwa inyumbazane abeseka lo mgomo ngoba umgomo owathathwa engqungqutheleni ye-ANC eyedlule.
UZuma uthe akumphathi kahle ukuthi uZondo usabisa ngokumphoqa (subpoena) ukuba avele phambi kwekhomishini ngoNovemba.
UZuma uthe amajaji aphinde akuziba okwashiwo yiJaji uChris Nicholson owathi ukubekwa kwakhe amacala kwakunenhlese yezepolitiki.
UZuma uthe amambuka, ayekhona nakudala, asekhona namanje yingakho kukhona nengoma kamasikandi ethi asemaningi kakhulu amambuka.
UZuma uthe bekungokokugcina kulo nyaka uba sePeoples Park.
UZuma uthe empeleni abakwaGupta banobudlelwano obungcono noMbeki kunaye kwazise nguye owabethula kuye esaqala ukuhlangana nabo.
UZuma uthe enye yezinkinga ezinkulu ezibhekene ne-ANC njengamanje ukuthengwa kwamavoti ezingqungqutheleni zale nhlangano.