input
stringlengths
1
130k
“Uzovakashela izindawo ezehlukene kuze kube wuJulayi wonyaka ozayo. Ukuhambela indawo noma iwadi ethile akusho ukuthi imeya nethimba layo lifike libheke ukuthi yini ehamba kahle yini engahambi kahle bese liyahamba kodwa abasebenzi bakamasipala abasuke behamba nayo baqhamuka nesu lokuthi ingqinamba ekhona kuleyo ndawo izolungiswa kanjani. Ngesikhathi imeya iqhubekela endaweni elandelayo lelo thimba lizosala lilungise okubonakale kuyingqinamba.”
Uzovala isikhala sikaJyri Nieminen oshiye maphakathi nesizini edlule okuyisehlo esiholele ekutheni onozinti bePirates bagcine sebecijwa nguWayne Sandilands.
Uzovala uhambo lwakhe lwaseKZN, ngohambo oluzoba senkundleni yezemidlalo eRoyal Show grounds eMgungundlovu lapho kukhona abantu okusolakala ukuthi bane-Corona abagcinwe khona.
UZOVALA unyaka ngegiya eliphezulu umlingisi wakuleli futhi ongumethuli wezinhlelo, uNomzamo Mbatha.
UZOVALWA eMax’s Lifestyle, eMlaza, umcimbi omkhulu wama-16th Metro FM Music Awards, ozoba seNkosi Albert Luthuli Convention Centre, ngoMgqibelo.
UZOVALWA umzila wamatekisi kufakwe amabhasi azothutha umphakathi eMzinyathi, eThekwini, ngenxa yokulwa kule mboni osekukhiphe izidumbu.
UZOVELA emdlalweni Isidingo kuSABC 3 umlingisi waphesheya kwezilwandle oseNingizimu Afrika uKatherine Kelly Lang, osezakhele igama ngokulingisa emdlalweni owuchungechunge waphesheya, iThe Bold and The Beautiful.
UZOVELA enkantolo kuleli sonto owesilisa oneminyaka engu-22 obhekene namacala okukhona kuwo elokubulala ngokungenhloso emuva kokushona kwephoyisa likaMasipala weTheku u-Inspector Johan Deysel (59) oshayiswe yitekisi ezama ukuyimisa emgwaqweni oseManzimtoti ngempelasonto.
UZOVELA enkantolo namuhla oboshelwe ukutholakala nensangu engabiza uR500 000 eDundee.
UZOVELA enkantolo ngoJulayi 1 owesilisa osolwa ngokugwaza abulale unina wengane yakhe nowesilisa abesola ukuthi uthandana naye KwaDabeka, eThekwini.
UZOVELA enkantolo owesilisa oneminyaka engu-26 obengumshayeli weloli eliphaphalaze lashayisa isihlala labulala abafundi abangu-8 eZeerust, eNorth West ngempelasonto.
UZOVELA enkantolo owesilisa waseSeventini okuthiwa ugwaze wabulala intombi yakhe eyisola ngokuthi imbhangqile.
Uzovela eNkantolo yaseMpangeni ngalelo cala ngo-Agasti 30 nonyaka.
“Uzovela enkantolo yeMantshi eThekwini ngoMsombuluko,” kusho uCapt. Gwala.
Uzovela eNkantolo yeMantshi yaseHatfield ngoMsombuluko, kuphetha uMulaudzi.
Uzovela eNkantolo yeMantshi yaseMahlabathini ebhekene necala lokubulala.
UZOVELA eNkantolo yeMantshi yaseMpangeni namhlanje ngecala lokubulala ngokungenhloso nelokushayela ephuzile umsolwa okuthiwa ushayise wabulala iphoyisa likaMasipala waseMhlathuze lisebenza emgwaqeni uN2, eMpangeni, ngoMgqibelo.
UZOVELA esidlangalaleni emuva kwesikhathi eside engabonakali uNobhala-Jikelele we-ANC, osamisiwe uMnuz Ace Magashule, okulindeleke ukuthi abe seNkantolo eNkulu eBloemfontein, ngoLwesibili, ngecala lenkohlakalo.
UZOVELA kusasa enkantolo kaMantshi Ezinqoleni umsolwa oboshwe izolo kulandela ukubulawa ngesihluku kwezithandani esezikhulile.
UZOVELA kusasa eNkantolo yeMantshi eMgungundlovu umsolwa (35) otholakale nesibhamu esingekho emthethweni, eMbali, eMgungundlovu.
UZOVELA kusasa eNkantolo yeMantshi KwaMsane umlisa oneminyaka engu-21 oboshelwe izinsolo zokubhokoda abulale indoda kubangwa umdlalo wokushova amaphepha odume ngo-casino.
UZOVELA namhlanje enkantolo owesilisa oneminyaka engu-28 osolwa ngokuqola owesifazane uR200 000, ngokuzenza imeya ezomnikeza amathenda bese imshada.
UZOVELA namhlanje eNkantolo yasePinetown owesifazane oboshelwe icala lokubulala nokuthumba umyeni wakhe, owatholakala efile futhi kusolwa ukuthi wayeklinyiwe, oZwathini.
UZOVELA namhlanje enkantolo yeMantshi yaseMbizana, u-Adv Richard Spoor ongummeli wabantu abangahambisani nokuthi kube nemayini eXolobeni, eMbizana.
UZOVELA namhlanje owesilisa obekwe icala lokubulala umfundisi waseThekwini, uMnuz Mhlonishwa Langa.
UZOVELA namuhla enkantolo owayengumgadli weKaizer Chiefs, uMike “Sporo” Mangena oboshwe nabanye abathathu eplazini lakhe eliseHillside eRandfontein, eGoli, ngemuva kokuvundululwa kwesidleke sokukhiqiza izidakamizwa ngoLwesithathu.
UZOVELA namuhla eNkantolo yeMantshi eThekwini umsolwa obhekene necala lokubamba inkunzi nelokutholwa nesibhamu esingekho emthethweni nezinhlamvu.
Uzovela ngamacala enkohlakalo, ukukhwabanisa nokushintshisana ngemali.
UZOVELA ngaphambi kweKhomishini kaZondo namhlanje uMnuz Duduzane Zuma oyindodana yobengumengameli, uMnuz Jacob Zuma.
“Uzovela ngasekupheleni kukaJulayi. Uzodlala indawo ka-Okuhle Cele ongumzala kaSiphesihle Moroka,” kusho uGaaratwe.
UZOVELA phambi kwekomidi lePremier Soccer League (PSL) eliqondisa ubugwegwe umqeqeshi weFree State Stars, uLuc Eymael, emasontweni adlule odikile abezindaba ngemuva kokuthi behlulwe AmaZulu FC emdlalweni we-Absa Premiership.
UZOVELA phambi kwekomiti elibhekele ukuziphatha kwamalungu e-ANC, uMnuz Ace Magashule, ongunobhala jikelele wale nhlangano.
“Uzovela uma kukhona iziqephu ezimdingayo kuphela. UConnie, onguKarabo, uyohlala ewukhiye kulo mdlalo,” kusho uMokhethi.
UZOVOTA uthuka izanya umndeni wekhansela laku-ward 6 eMzinto kuMasipala waseMdoni, okuthe ngoMgqibelo umuzi walo wacekelwa phansi ngamatshe okuthiwa kwenziwe ngamalungu omphakathi anganelisekile ngokuthi lingenele ukhetho.
UZOVULWA ngabaculi bakuleli umcimbi ozobanjelwa eDubai, iThe World Expo 2020, nozophinde ukhonjiswe bukhoma kuMzansi Magic (161) naku-1Magic (103), ngo-9 ebusuku ngeSonto.
UZOVULWA nguMengameli Cyril Ramaphosa umbukiso omkhulukazi wezohwebo obizwa nge-Intra Africa Trade Fair (IATF) oqala namuhla eNkosi Albert Luthuli International Convention Centre (ICC), eThekwnini.
“UZo wayelokhu exolisa, ebuza ukuthi wenzeni kodwa uThabani wathi kuZo akasukume. Wathi uma esukuma, ngahlehla eduze kwabo, ngaya ngasewindini...Yilapho ngezwa khona ukuqhuma kwesibhamu. Ngathi ngisamemeza onogada ababekwelinye ibhilidi, ngezwa sesiqhuma kabili, ngabona uZo eselele phansi ekhanda kunegazi, uThabani ephethe isibhamu.”
Uzoya konandisela izinkumbi zabantu kulamadolobha kodwa akuzophelela lapho uzobuyela ekhaya eNingizimu Afrika ngasekupheleni kukaNovemba ukuzokwethula ngokusemthethweni le albhamu. Ngonyaka ozayo uhlela ukuhambela namazwe angomakhelwane okubalwa iZambia namanye angomakhelwane nazokumemezela uma sekuhlangene,kusho uThanduxolo.
“Uzoyibona i-video yengoma yami ye hip hop ukuthi isezingeni eliphezulu kanjani ngoba ngifuna ukuba sezingeni lomhlaba. Laba bantu bafuna ukwazi ukuthi igama lakho laziwa kangakanani kuqala ekhaya. Noma ngingaqokwa kuyobe kwanele. Lokhu engikwenzayo angizenzeli mina kodwa ngimele umculo wowokholo wonke neNingizimu Afrika yonke.”
UZOYIGWEMA imihlambi ehamba izindlela zobumnyama umdlali wasesiswini, uLuyolo "Mayano" Nomandela, onikwe yiChippa United ithuba lesibili lokudlala kwiDStv Premiership kukade sekuthiwa kuphelile ngaye ebholeni.
UZOZAMA ukuthola isixazululo sokuvimba ukungenelwa ngamagoli kwezakhe uCalvin Johnson ocija AmaZulu FC aguqe ngo-2-1 emdlalweni womkhaya neMaritzburg United obungoLwesihlanu ebusuku eHarry Gwala Stadium.
“Uzoza nephini lakhe, elinye kuzoba elakuleli njengoba sifuna kubekhona ukudluliselana ngolwazi njengoba besihlale senza. Asikazi ukuthi ubani (owakuleli) kodwa ikomidi losomqaqhinga lisazobheka kodwa sikuxoxile ukuthi uzoza nomsizi oyedwa bese nathi sibe nongumsinsi,” kusho uMotlanthe.
“Uzoze abuye ngoLwesihlanu ngaphambi komdlalo wethu ne-Orlando Pirates. Uzophinde ahambe elinye isonto ngo-Ephreli,” kusho uBailey.
Uzoze uphele lo nyaka uLorch engadlali. Unokulimala okuzothatha isikhathi eside ukuthi kuphole, kubeka uFadlu ngaphandle kokuchaza okuningi.
UZozibini Tunzi obenguzime wakuleli noMiss Universe, ube nengxoxo ekhethekile naleli phephandaba kulandela ukubuya kwakhe phesheya, uthe njengawo wonke umuntu wesifazane uyafisa ukuqala umndeni ngelinye ilanga. Yize engathandanga ukukhuluma agxile ngezobudlelwane bothando kodwa ukubeke kwacaca ukuthi umshado ungezinye zezinhlelo zakhe eziphambili. UZozibini uthe njengawo wonke umuntu wesifazane uma ekhula kunezigaba zempilo adlula kuzo nasuke esezibheke ngabomvu, umshado kuyena ngezinye zezinto azifisayo empilweni.
UZozibini Tunzi, waseSidwadweni kuTsolo e-Eastern Cape, ukhale wemuka nesicoco sikazime ngosuku olubalulekile lwabantu besifazane.
UZozibini usanda kuphothula izifundo zePublic Relations kanti manje wenza izifundo zeB-Tech in PR eCape Peninsula University of Technology. Uveze ukuthi usebenza e-Ogilvy eKapa.
UZozi osezinze phesheya emuva kokunqoba lesi sicoco sikaMiss Universe, wanqoba umncintiswano kaMiss South Africa ngonyaka odlule.
UZOZIQEQESHA neBidvest Wits, uThandani “Bibo” Ntshumayelo, onikezwe ithuba lokubuyela ebholeni ngemuva kweminyaka emibili amiswa ukuthi azihlanganise nalo.
UZOZISHIYA phakathi izifundo umqeqeshi weMamelodi Sundowns, uPitso Mosimane, ofuna amaphuzu agcwele kwiCape Town City emdlalweni we-Absa Premiership ngoLwesithathu.
UZozi ubesehlale e-USA iminyaka emibili ngemuva kokuthatha lesi sicoco kanti kulindeleke ukuthi abuye maduzane kuleli.
UZozi ubeshaye umsiko Biji La Maison de Couture ogabe ngobuhlalo obumnyama nobumhlophe obuchuchwe baba ingubo ende enhle ethatha isakhiwo somzimba wakhe maqede washuqula kahle ekhanda ngeduku. Ungene esenyathela kancane esiteji kuhle kwezinye zezintokazi ebezibanga lesi sicoco. Yize isicoco sesiwele kwintokazi yaseMexico u-Andrea Meza kodwa abantu balokhu bemtuse njalo uZozibini.
UZozi ukusho lokhu emcimbini wokukhetha uzime walo nyaka obuse-USA, eHollywood, Florida, ngeSonto, ezintatha.
UZozi uthe wazi kahle ukuthi yini laba besifazane abangenele umncintiswano abayifunayo.
UZozi uzoba yijaji ngokubambisana noPeggy Sue-Khumalo, Anele Mdoda noLeandie du Randt.
UZuke (23) wajoyina iCoastal isadlala kwiLocal Football Association (LFA) yaseMbumbulu, ibizwa ngeManzimtoti Football Academy eneminyaka engu-16. Balinyusela kwiSAB League.
“UZuke ungumdlali osezingeni eliphezulu ozoletha umehluko omkhulu kule ndawo. Sijabule kakhulu ukuthola umdlali onjengaye,”kusho uLarsen.
UZuke uqale ukudlala eqenjini elikhulu le-Arrows ngesizini edlule ngaphansi komqeqeshi uMandla Ncikazi. Ngaphambi kwalokho uyibambe eqenjini leDStv Diski Challenge (DDC) kubona Abafana Bes'thende. Bawine iDDC neDiski Shield. Nokho akayena umafikozolo ebholeni lamazwe kwazise ubekade esesikwatini sakuleli esiwine iCosafa Cup ngo-2017 ngaphansi komqeqeshi uThabo Senong.
UZuke usehlalelwe wumsebenzi wokuthatha iso likaHugo Broos ekhempini yeBafana. Elakuleli lizobhekana ne-Ethiopia emidlalweni emibili elandelana eduze ezoba ngoMgqibelo ekuhambeni nango-Okthoba 12 eMzansi kuhlungelwa ukuya eQatar ngo-2022.
UZukisa uveze ukuthi ujabule ukungena kulesi sigaba yize ebeselahle ithemba njengoba ebizwe ekugcineni.
UZukisa waseRidgepark, ungomncane kunabo bonke abakuTop 16, yalolu hlelo.
UZukiswa owethula uhlelo olungena ngoMgqibelo nangoSonto ngo-2 ntambama kuya ku-6 ebusuku i-Iconic Weekend nolugxila emculweni weR&B yamzukwana, useqalile ukuqopha iziqephu kuMuvhango.
UZuki ungumuntu engimhlonipha kakhulu. Ngiyalibona ikhono lakhe njengomdlali, akufani nalapho esuka khona. Ngiyalazi izinga lakhe, ngiyakwazi angasinika khona eqenjini. Ngingathanda ukumgcina kodwa konke kuncike eqenjini esimboleke kulona. Kodwa uma befuna imali eshisiwe ngoba nakhu edlalela mina futhi enza kahle ngaphansi kwami ngaphezu kwaseqenjini lakhe, bese sifunwa imfumba yemali, kuzoshintsha konke lokho. Ungumdlali owengeze okukhulu kuMaZulu futhi ungene khaxa kusuka ngosuku lokuqala efikile. Ngakho ngiyafisa ukumgcina kodwa konke kuzoncika emalini esizobizwa yona, kusho uMcCarthy.
UZULELWA ngamanqe umqeqeshi weMaritzburg United, u-Eric Tinkler, ezakhe ezithelwe isibhaxu yiChippa United emdlalweni weDStv Premiership. eNelson Mandela Stadium, eBhayi, izolo ebusuku.
UZulu (28), waseMgungundlovu, ubengomunye wabadlali abayisikhombisa abafakwe ohlwini lwabachithwayo eqenjini laseSoweto.
UZulu (55) ungumqeqeshi oyibambe ishisa kwezamankomane eNingizimu Afrika, ezimisele ukukhiqiza umpetha womhlaba ngelinye ilanga ejimini yakhe iGeo Maroon Boxing Club eSprings, eKwaTema, eGauteng. Udlule emhlabeni emuva kokugula isikhashana ehlushwa yesifo esimataniswa nesofuba esibhedlela iPholosong, eBrakpan. Ubekade engeniswe khona ngoMsombuluko esexinekile. UZulu ungowokudabuka eNhlazatshe, eVryheid.
UZulu akajimi neTeam of Choice kwazise unqabile ukuvuselela inkontileka naleli qembu okuvela ukuthi limholela amakinati.
“UZulu angisasebenzisani naye. Lo mfana sengathi kunomuntu omfaka umqondo obhedayo. Ngicabanga ukuthi nginamasonto amathathu ngagcina ukukhuluma naye. Ngifike ngikhulume naye ngamaqembu amfunayo kodwa avele afune itshe lemali. Sengathi uyakhohlwa wukuthi usenezinyanga eziyisithupha engadlali manje. Yingakho ngithathe isinqumo sokuthi ngimyeke,” kusho uMakaab.
UZulu kubikwa ukuthi uphelele endaweni yesigameko.
UZulu kumanje wenza iziqu zePostgraduate kwiMarketing & Supply Chain e-UKZN.
UZulu nokho uqhube waveza ukuthi basazodingida udaba lokunyuswa kwemali yesondlo sezingane noma isidlulile iCovid-19.
“UZulu noMaluleka kubanjwe umoya ngabo kodwa sizoqhubeka nokubabheka njengoba kuhamba isonto kodwa ngingakuqinisekisa ukuthi uParker useluleme futhi kusele kuKomphela ukuthi uzomsebenzisa noma cha,” usho kanje uMilner kwi-website yeChiefs.
UZulu noStuta batshela abazili emngcwabeni kaMagaqa ngoSepthemba nyakenye ukuthi wabulawelwa ukuveza inkohlakalo ngokwakhiwa kwehholo iMemorial, eMzimkhulu.
UZulu obebukeka eshaqekile, uthe iyamangaza indlela obekulula ngayo ukubakhipha abafana emgodini ezibuza ukuthi yini ehlule ukuthi baziphumele.
UZulu obekhuluma nentatheli ye-ANA, usola uhulumeni wakuleli ngokumdayisa nathe sekulokhu kwaba nezinsongo zokubulawa azitholayo ngemuva kokuphumela obala ngokufa kukaMagaqa.
UZulu, ongomunye wabadlali abasazitamuzela isikimu kuHunt, udalule inkinga abanayo.
UZulu, oyibamba emuva kwesokunxele, usayine kwiSundowns ngoJanuwari esuka kwiPlatinum Stars azakhele kuyo ugazi waze wabizwa kwiBafana Bafana.
UZulu ubesohlelweni lweDurban Chamber of Commerce and Industry ebilwenza ngokuhlanganyela neTransnet oluqeqesha osomabhizinisi.
UZulu udlale ingcwenga yebhola ngesizini edlule ngesikhathi iTeam of Choice ivika izembe ku-Absa Premiership. Lokhu kwenze kwaba nenqwaba yamaqembu ebifuna ukumsayinisa.
UZulu udutshulwe abantu abangaziwa eseCopesville, eMgungundlovu, ngoMgqibelo.
UZulu ufike no-Aubrey Ngoma, Jeremy Brockie noGaston Sirino kumaBrazilians.
UZulu ugcine ephunyuka ecela empunzini ejahwa ngomunye wabahlaseli ngenkathi kukhona obeqhubeka nokuxhimfa uShandu.
UZulu ukuqinisekisile ukuthi uMengameli uMnuz Cyril Ramaphosa, uzokuba khona kwinkonzo yesikhumbuzo ezokuba kusasa.
UZulu unxuse lezi zintokazi ukuba zithi ukwehlisa emancokweni kodwa zigxile engomeni.
UZulu uphika uhlanza udende kwelokuthi waba yingxenye noma wayekhona kubulawa uMacala isidumbu sakhe esatholwa eMlaza kwa- F sicwiywe isitho sangasese singenakhanda, lona elitholwe libekwe phezu kwesitamkoko kwa- G ngosuku olwandulela okwatholwa ngaso isidumbu.
UZulu usayina kwiChiefs ibilokhu ibalwe njalo emaqenjini abemfuna esalwa neMaritzburg. Akulindelwe afike athwale kanzima uZulu kwiChiefs kwazise useke wasebenza nomqeqeshi wayo uSteve Komphela onengcindezi yokuphendula amatafula kwazise kumasizini amabili edlule uqede ubuye nenduku yombangandlala nokucike abalandeli.
UZulu usecacisile ukuthi labo bantu abayishumi abakhokhelwa kwakusavivinwa ukuthi iyasebenza yini indlela abazokheklhela ngayo abantu. Uthe kuzokhokhelwa abantu abawu-140 000 kiuleli sonto.
UZulu ushone ngoMgqibelo ngemva kokugula isikhashana.
UZulu uthe bafuna kuphenywe ubudlelwano phakathi kwezikhulu zikamasipala nenkampani yamaloli, ahlinzeka ngamanzi kulo masipala.
UZulu uthe bafuna uNdunankulu Sihle Zikalala noNgqongqoshe wezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu uMnuz Sipho Hlomuka, bangenelele kulolu daba. UZulu uthe bazowuqinisa umkhankaso wabo uma bengazitholi izimpendulo ezigculisayo.
UZulu uthe bakhathazekile ngendlela umasipala wakuleya ndawo olusingethe ngayo udaba lokungaqashwa komphakathi waku-ward 7 ngesikhathi kwakhiwa lesi sikhungo.
UZulu uthe benoStuta bakhathazekile ngokuthi basengozini.
UZulu uthe noma befuna ukulethelwa othisha abazobamba njengoba kukhona uthisha ongekho batshelwa ukuthi izinto zihamba kancane emnyangweni.
UZulu uthe Ongangezwe Lakhe uzoqala avakashele amaliba amakhosi asakhothama eMakhosini.
UZulu uthe sekunesikhathi kwaqalwa izinhlelo zokwakhiwa kwesikhungo futhi babezitshela ukuthi nabo bazonikwa amathuba okuthi basebenze njengoba kwakhiwa.
UZulu uthe uhlangane nabantu abasha basemazweni ahlukene abenza umehluko emazweni abo.
UZulu uthe uke wasebenzela inhlangano iYouth of Vanour lapho babecebisa khona ngokuphathwa kwezimali, ukuthuthukiswa kwentsha, ukusiza abafundi ezikoleni benza nezinye izinhlelo.
UZulu uthe umfowabo ubengumlutha wewunga futhi bese bezame kaningi ukumsiza ukuthi ayiyeke njengoba angena kuyona eshayela amatekisi. Uthe kuke kwangathi uyayiyeka ubuyela kuwona amatekisi kodwa waphindela ekuyibhemeni.
UZulu uthe umnyango unikeze amakolishi uR9.6 million wokulungiswa kwamabhilidi nezinye izinto ezonakele kodwa le mali yiyo esiholele ekutheni kusuke umsindo emakolishi amaningi kubangwa ukuthi ngobani abazonikezwa umsebenzi.
UZulu uthe umuntu ogwaze uZondi wehle emotweni yomuntu oqavile.