input
stringlengths 1
130k
⌀ |
---|
UZulu uthe usathukile futhi ugada isango ngezandla ekubeni abahlaseli befike nezibhamu. |
UZulu uthi isikole asinaye unogada ngenxa yokushoda kwemali yokumqasha yingakho nje izigebengu zicanasa. Isolezwe ngeSonto liye esikoleni liyozibonela isimo. |
UZulu uthi okumvelele uyokuxoxela amagwababa echobana. Elandisa uthi bekunguLwesine ngezithuba zantambama ngesikhathi amaphoyisa ezithela kuyena nesithandwa sakhe benengxabano ebishubile ngaphandle kwaseFlethini, iCity Life, eThekwini lapho okuhlala khona lo wesifazane. Uthi amaphoyisa anele abona ukuthi kukhona ukuhilizisana phakathi kwabo, asondela eduze. |
UZulu utshele Isolezwe NgoMgqibelo ukuthi unovalo lokuthi kungenzeka kugcine kusuke impi yezigodi. |
UZulu utshele Isolezwe ukuthi ukhuliswe wunina obehola uR1 000 ngenyanga, ebondla nezingane zakubo eziyisikhombisa emjondolo eduze kwaseTraining, eNtuzuma. |
UZulu uvumile ukuthi imoto yahlala kuye kodwa wabuye wayihambisa emaphoyiseni. Uthe wayefuna ukuyivikela kumalungu omphakathi ayefuna ukuyishisa. Uthe wonke umuntu waluthwa yilo wesifazane. |
UZulu uwugijime wonke lo mdlalo obuseLoftus Versfeld Stadium. |
UZulu uyilungu lesigungu esiphezulu kwi-ANC esifundeni iMzala Nxumalo. |
UZulu waduma ngokuhlaba ikhwelo ngokubulawa kowayenguNobhala-Jikelele we-ANCYL, uMagaqa, eveza nenkohlakalo ayethi yenzeka kuMasipala waseMzimkhulu nakuMasipala waseMsunduzi. |
UZulu wasuka lapho kuhlala khona amakhansela e-IFP weza ngala kuhlala khona amakhansela e-ANC, wafike washaya ngempama ikhansela lesifazane, waphinde wasabisa ngokushaya elinye.
UZulu wasungula iChemweb ngo-2008 ngenhloso yokuthuthukisa umnotho waKwaZulu-Natal nokudala amathuba omsebenzi.
UZulu watholwa ebulewe emzini wakhe oseNorthwold eGoli, ekuqaleni kwale nyanga.
UZulu watshela ababethamele umngcwabo kaMagaqa ukuthi umufi wabulawelwa ukuveza kwakhe inkohlakalo mayelana nokwakhiwa kwehholo kuMasipala waseMzimkhulu.
UZulu wethulwe ekuqaleni kwaleli sonto njengomdlali weChiefs.
UZulu wethulwe kanye noTeenage Dladla obedlala kwiChicken Inn yaseZimbabwe, okwelanywe ukwethulwa ngoLwesine kukaBongolwethu Jayiya obegijima kwiCape Town City eqede ihlezi endaweni yesithathu kwi-Absa Premiership.
UZulu wonkana, izwe lonke kanye nomhlaba wonke uzibonele ngokwawo iZinyane leSilo libanjwe ngoqhotho esidlangalaleni, lifunzwa elalikusho. Kwesinye isikhathi liphendulwa iNkotha lugqoko yoqobo ngokunyenyezelwa endlebeni, khona njalo esidlangalaleni. |
UZuma (79) ube nguMengameli wezwe kusuka ngo-2009 kuze kube uyasula ngo-2018. |
UZuma (79) wangeniswa esibhedlela ngenyanga edlule njengoba edonsa isigwebo sezinyanga ezingu-15, ngokugoloza ukulandela umyalelo wokuthi avele phambi kwekhomishini ephenya ngokulawulwa kombuso yidlanzana. |
UZuma akagcinanga ngokuzibuyisela ngokugcwele kuleli bandla, uphinde wajoyina nombutho waleli bandla owaziwa kakhulu ngelamabutho nogxile kakhulu ekufafazeni ivangeli ngenhloso yokusondeza kuNkulunkulu labo abangakholwa. |
UZuma akakadlali eqenjini kule sizini bekulokhu kuvela ukuthi uyalulama ekulimaleni. |
UZuma akazange afike ezothula ubufakazi kwikhomishini ngenyanga edlule okusho ukuthi akazange ahloniphe nencwadi eyayimyalela ukuthi ayofakaza emuva kokuba iNkantolo yoMthethosisekelo ithe akayihloniphe. |
UZuma angase aboshelwe icala lokuhamba ngaphandle kwemvume kasihlalo weKhomishini ephenya izinsolo zokulawulwa koMbuso yidlanzana, iJaji Raymond Zondo, ngesikhathi evele phambi kwayo ngonyaka odlule. Leli cala liphenywa ngoKlebe. |
UZuma bekulindeleke ukuba afakaze kule khomishini ngoJanuwari 27 kuya ku-31 nonyaka. UZuma washiya phakathi ukufakaza ngoJulayi, kukhalwa ngemibuzo eyayibhekiswe kuye. |
UZuma bekulindeleke ukuba avele okwesibili kule khomishini ngo-Okthoba 21, kulandela ukuvela kwakhe okokuqala ngoJulayi nonyaka. |
UZuma bekulindeleke ukuthi avele kwikhomishini kaZondo namhlanje njengokomyalelo wenkantolo yoMthethosisekelo. |
UZuma bekumele avele eNkantolo eNkulu yaseMgungundlovu ngecala lenkohlakalo elithinta izinsolo zokugwazelwa kwakhe yinkampani yaseFrance yezikhali, iThales, kodwa wangakwazi ngoba kubikwa ukuthi akaphilile kahle. Inkantolo ikhiphe incwadi egunyaza ukuthi aboshwe kulandela ukuthi abameli bakhe bengazange baveze incwadi esemthethweni eqinisekisa ukuthi uyagula. |
UZuma bekumele avele eNkantolo eNkulu yaseMgungundlovu ngecala lenkohlakalo elithinta izinsolo zokugwazelwa kwakhe yinkampani yaseFrance yezikhali, iThales, kodwa wangakwazi ngoba kubikwa ukuthi uyagula. |
“UZuma besikhankasa naye noma esehamba izinkantolo. Ngeke size simulahle,” kusho uSuper Zuma. |
UZuma, ekhuluma nezitshudeni eWalter Sisulu University wathi umbuso wakuleli awulawulwa yidlanzana. |
UZuma elandisa Isolezwe esemzini wakhe izolo, uthe ngoMsombuluko ekuseni ubesendleleni eya ebhange eyofaka imali yebhizinisi lakhe njengoba edayisa imfuyo okubalwa izimbuzi, iziklabu nezinkomo. |
UZuma enezezela ngaleli qembu le-Ochestra uthe, uKhuzani uyena owacabanga leli qhinga nababona kungcono balisebenzise. |
UZuma esitatimendeni abasikhiphile uthe kwaba khona abalimalayo kanti nezokuphepha zazingasaqinile kahle, yingakho banquma ukuthi kuvalwe. |
UZuma evela kule khomishini ngoJulayi wakuchitha ukuthi watshela uMnuz Collins Chabane, owayengungqongqoshe wezisebenzi zikahulumeni ukuba axoshe uMaseko. Uthe kungenzeka nje ukuthi uChabane noMaseko babengazwananga kahle okungenzeka ukuthi kwaholela ukuba amxoshe. |
UZuma izolo uqale isigwebo sakhe secala lokwedelela inkantolo ejele lase-Escourt. Ephawula ngesigwebo sikaZuma uZikalala uthe ngenxa yeminyaka kaZuma (79) nesimo sakhe sempilo, kungaba yinto elungile ukuthi athole ushwele kamengameli, ozomkhulula kwisigwebo sakhe. |
UZuma izolo uvote eNkandla namakhosikazi akhe uNkk Thobeka KaMadiba, uNkk Bongekile MaNgema Zuma noNkk Sizakele maKhumalo Zuma eNtolwane Primary School, esigodini sakwaNxamalala. |
UZuma kuleli sonto uqale ukuthula ubufakazi kodwa abameli bakhe bacela ukuthi anikwe ithuba lokuthi ayocabanga ukuthi uyafuna yini ukuhlonywa ngemibuzo. |
UZuma kulindele abuyele eNkantolo eNkulu eMgungundlovu ngokuphela kwale nyanga esebhekene namacala enkohlakalo yokuthengwa kwezikhali. |
UZuma kulindeleke ukuthi akhulume nabantu bakuleli ngo-6 namuhla. |
UZuma kulindeleke ukuthi avele enkantolo eNkulu eMgungundlovu, lapho ebhekene necala lokukhwabanisa nenkohlakalo. |
UZuma kulindeleke ukuthi avele eNkantolo ePhakeme yaseMgungundlovu ukuzama ukulwa nesinqumo sokuqulwa kabusha kwecala lakhe lokushushumbiswa kwezikhali. URoux uthe selokhu uMaNtuli adingiswa, ubengalutholi usizo lwemali oluvela kuZuma noma umbuso. |
UZuma kulindeleke ukuthi avele ngaphambi kweKhomishini kaZondo maphakathi kwale nyanga. |
UZuma kuthiwa ukweleta uR13 million esivumelwaneni aba naso ngo-2016 nalolu phiko oluqoqa amadameshe ale nkampani eyavalwa ngo-2010. |
UZuma kuthiwa uqhuba nebhizinisi lika-oyela eDemocratic Republic of Congo. |
UZuma kuthiwa uye esitolo ngemva kokuthola ukuthi impuphu abeyithengile ibolile, okuthe uma kuba nomdonsiswano nowokufika ongumnikazi wesitolo, okuthiwa ubeshaya phansi ngonyawo engafuni ukumshintshela yona, wadonsa isibhamu wadubula ikhasimende. |
UZuma kwakulindeleke ukuba avele ngo-Okthoba kodwa kwahlehliswa ngoba ubesabhekene necala enkantolo. |
UZuma kwiKhomishini ephenya ngokuLawula koMbuso yiDlazana, waveza ukuthi wayenolwazi ngamalungu e-ANC ayesebenzisana nohulumeni wobandlululo eyizimpimpi nakuba engazange aliphathe igama likaHanekom. |
UZuma kwiKhomishini ephenya ngokulawulwa kwamandla oMbuso yidlanzana, udalule ukuthi yena nomndeni wakhe, bathole izinsongo zokubulawa ngoMsombuluko ebusuku. |
UZuma nabalandeli bakhe abaguquki ekutheni uZuma umsulwa, nokuthi uboshelwa amanqina enyathi. |
UZuma nabalandeli bakhe baphume enkantolo behleka bodwa ngemuva kokuvela kwale ncwadi. Abameli bombuso abafuni ukuthi uSikhakhane afunde le ncwadi. |
UZuma namanye amalungu eqembu abalelwa ku-40, amiswa ngasekupheleni konyaka owedlule. Batholwa benecala lokuphula imigomo yeqembu. Abanye ozakwabo abahlubuke kwi-IFP, abazange balibone elidlalayo kulolu khetho. |
UZuma namhlanje ulale ebaliwe emva kokuzinikela ejele lase-Estcourt KwaZulu-Natal ezoqala isigwebo sakhe sezinyanga eziwu-15 ngecala lokwedelela isinqumo senkantolo. |
UZuma nayizolo ubebukeka engathukile kodwa ubebonakala elalelisisile ngesikhathi abameli benza izethulo. |
UZuma nenkampani yaseFrance yezikhali iThales, babhekene namacala enkohlakalo, ukukhwabanisa kanye nokushushumbisa imali ahlobene nesivumelwano senkontileka yezikhali |
UZuma nenkampani yezikhali iThales babhekene namacala awu-16 enkohlakalo, ukushintshisana ngemali nokukhwabanisa. Lamacala enzeka phakathi kuke1996 no2005. |
UZuma nenkampani yezikhali iThales, bebefake isicelo sokuthi lichithwe enkantolo leli cala ngoba selineminyaka eminingi lilokhu lingena enkantolo kodwa kungekho nqubekela phambili. |
UZuma neThales babhekene namacala enkohlakalo, ukukhwabanisa kanye nokushushumbisa imali ahlobene nesivumelwano senkontileka yezikhali. |
UZuma neThales bawaphika wonke la macala ababekwa wona ngesikhathi kuqala ukuqulwa kwaleli cala ngenyanga eyedlule. |
UZuma ngaphambi kokuba akhulume ubize indodana yakhe uDuduzani, ukuba ibingelele. Esephetha ukhuze isiqubulo esithi: Niyabesaba na, hhayi asibesabi, siyabafuna1 |
UZuma ngeke abe yingxenye yekhomishini namhlanje njengoba kuvele ukuthi kushoniwe emndenini. |
UZuma ngeledlule ubhaxabule iqembu asanda kulishiya iSummerfield Dynamos neKwaDabeka Sporting kowukuhlungela ukungena kwiLast 32 yeNedbank Cup. Kowandulela owamanqamu uzobhekana neDurban FC. |
“UZuma ngesikhathi bemthinta ngalesi sikhwama, kwase kusele inyanga aphume esikhundleni. Wabe esethi abathinte umengameli ozongena, naye engakamazi. UZuma esezophuma umemezela imfundo yamahhala ngoba wayazi imali izovela kulesi sikhwama. UZuma uyakwazi naye lokho,” kusho uSexwale. |
UZuma ngeSonto kuTwitter ukhethe ukuhlekisa abalandeli bakhe efaka ivideo elingisela abelungu abebebhikisha bethi akahambe. Kuzokhumbuleka ukuthi ngaphambi kokuthi ehle kwesobumengameli uZuma kwaba neziteleka kuleli, izinhlangano namalungu omphakathi bethi akashenxe ngenxa yokungathenjwa kobuholi bakhe. |
UZuma njengamanje kuthiwa uhlezi echitha isikhathi namammeli bakhe ekubeni abalandeli bakhe benxanxa osomabhizinisi ukuthi babaseke ukuze bayogcwala kulekhomishini ukweseka uMsholozi. |
“UZuma no-Ace abangene ezingxoxweni zaseThekwini bakhulumela i-ANC banqoba. Abantu beRET. Ubekuphi uCR17? Ubekuphi uMengameli we-ANC ngesikhathi kwenzeka konke lokhu? UDD (Mabuza) uzamile ukusithinta bakithi kodwa samziba, ngoba akanamandla uyiphini likamengameli nje. UCyril akazamanga kodwa ngoba inhloso yakhe ukubulala i-ANC. Zibuzeni ukuthi wenzeni uRamaphosa ukuhlenga i-ANC?” usho kanje. |
UZuma no-Gupta bebebhekene necala lenkohlakalo emuva kokuthi owayeyiPhini likaNgqongqoshe wezezimali, uMnuz Mcebisi Jonas wasola uZuma ngokuzama ukumgwazela ehlangene nabomndeni wakwaGupta ukuthi abe nguNgongqoshe wezeziMali. |
UZuma noMakhanya bangamanye amanxusa eMTN 8 akule sizini ka-2021/2022, okubalwa kuwo noLucky “Phinda Mzala” Lekgwathi, Njabulo “Mvonqo” Manqana noFabian McCarthy. |
UZuma noMakhanya bazifikele mathupha emahhovisi eSolezwe ngoLwesine. |
UZuma noMalema bahlela ukuhlangana baphuze itiye kule mpelasonto emzini kaZuma kulandela ukuphumelela kwesicelo sikaMalema asenze enkundleni yezokuxhumana, sokuthi bahlangane, “baphunge itiye”. |
UZuma obebukeka sengathi akamuhle kahle emphefumulweni, uthe ukhuluma kanjena nje ngoba ngenkathi eboshwa, egqunywa ejele ngesikhathi sobandlululo, uyakuqonda ukuthi wayegqunywe yizigebengu. |
UZuma, odonsa isigwebo sezinyanga ezingu-15 ebhadla ejele eliseMtshezi ngecala lokudelela umyalelo weNkantolo yoMthethosisekelo, ungeniswe esibhedlela esingaphandle kwejele ngesonto eledlule. |
UZuma, odonsa isigwebo sezinyanga ezingu-15 ejele eliseMtshezi ngecala lokwedelela umyalelo weNkantolo yoMthethosisekelo, ungeniswe esibhedlela ngoLwesihlanu. |
UZuma ongaphandle ngoshwele wokugula, usola umshushisi ngokusabalalisa ulwazi oluyimfihlo lokugula kwakhe kwabezindaba. |
UZuma, ongaphandle ngoshwele wokugula, uthathe imizuzwana lapho ebingelele abezindaba, waveza nokuthi ngeke akhulume nabo. |
UZuma, ongumnikazi wamatekisi abizwa ngeHome Boyz, ubebuye abe ngumgibeli wezithuthuthu okuwumdlalo osungenisile kuleli. |
UZuma onguMqondisi wale nkampani ngokubambisana noMnuz Solly noFazel Bhana, uMnuz Thulani Ngubane noMnuz Zondwa Mandela ongumzukulu kaDkt Nelson Mandela, kuthiwa bathenga izimayini ezimbili iPamodzi ngo-2009 kodwa bahluleka ukuzinakekela. |
UZuma, ongusomabhizinisi, ufike esigodlweni nesipho sezinkomo eziyishumi. |
UZuma onguyise kaDuduzane, ulokhu eyeseke njalo indodana yakhe uma ivele enkantolo njengoba ephinde wabonakala enkantolo ngoLwesithathu. |
UZuma sekunesikhathi eminyakeni edlule ethembisa ukuthi usazogeqa amagula ngezithinta ezombusazwe kuleli nokuthi kungani ’ehlaselwa’ njengoba sekuneminyaka egqigqa izinkantolo. |
UZuma ubabaze ubumnene nobuhlakani bukaMlangeni, wathi waba yingxenye yabaholi abenza ushintsho eqenjini, i-ANC. |
UZuma ubale ofakazi abambalwa athi kwakubukeka sengathi uZondo uchema nabo kwababekusho ngakho uzizwa sengathi ngeke kube khona ubulungiswa uma esethula obakhe ubufakazi. |
UZuma ube esesola amaqembu ngokungagxili ekutheni yini abafuna ukuyenzela abantu bakuleli, kulakho agxile kwiziqubulo ezihehayo kuphela. |
UZuma ube eseveza ukuthi wakhetha ukuqinisa ubudlelwane bakhe nabakwaGupta ngoba kuyisifiso sawo wonke umholi ukuba nobudlelwano nabantu abasemabhizinisini. UZuma uthe ngenxa yokubona ukuthi abezindaba babika ngokuchema, wazisa abanye abaholi kuhulumeni ukuthi kunosomabhizinisi abahlongoza ukuqala iphephandaba elizobika ngokungachemi. Uthi waphakamisa ukuthi abakwaGupta basungule iphephandaba ngokunjalo nesiteshi sethelevishini (ANN7). |
UZuma ubefuna kushenxiswe uDowner ngoba emsola ngokuchema kanye nokuputshuzela abezindaba ulwazi oluthinta lelicala. |
UZuma ubekade edonsa isigwebo sezinyanga ezingu-15 ejele eliseMtshezi ngecala lokushaya indiva umyalelo weNkantolo yoMthethosisekelo, owawumyalela ukuba ayophendula imibuzo phambi kwekhomishini ephenya izinsolo zokuLawulwa koMbuso yiDlanzana. |
UZuma ubekhuluma emhlanganweni wabafundi obuseNyuvesi yaseWalter Sisulu, eMthatha ngoLwesithathu ntambama. |
UZuma ubekhuluma esigodlweni seSilo KwaKhethomthandayo, KwaNongoma izolo. |
UZuma ubekhuluma nabezindaba ngeSonto ebusuku ephendula ngesinqumo senkantolo yoMthethosisekelo emthole enecala lokudelela inkantolo. |
UZuma ubekhuluma okokuqala nabantu bakuleli selokhe aphuma ngoshwele wokugula ejele lase-Estcour lapho aqale khona isigwebo sezinyanga eziwu-15 ngecala lokwedelela inkantolo. |
UZuma ubekwe amacala awu-16 okukhwabanisa, inkohlakalo nokushushumbisa imali. |
“UZuma ubengafuni ukulalela imiyalelo yenkantolo kusukela ekuqaleni. Wathi yena angamane ayobhadla ejele ukunokuthi ayothula ubufakazi phambi kwekhomishini. |
UZuma ubengakasifaki isicelo eNkantolo eNkulu sokuphikisa isinqumo sikaZondo, sokuchitha isicelo sokuthi ahoxe ekubeni ngusihlalo uma esefakaza. |
UZuma ubengaphoqelekile ngokomthetho ukuthi avele kule khomishini kodwa unqume ukuya khona ukuze ageze igama lakhe. |
UZuma ubengaqali ukuchithwa yicala njengoba amaJaji amathathu uThoba Poyo-Dlwati, Bhekisisa Mnguni no-Esther Steyn achitha isicelo sokuthi kuhoxiswe isicelo sakhe sokuthi angashushiswa ngamacala enkohlakalo amayelana nokuthengwa kwezikhali zakuleli, ebhekene nawo enenkampani ekhiqiza izikhali yaseFranse, iThales . |
UZuma ubephendula emuva kokuthi kuvele umbiko othi owayengumengameli waseLibya ongasekho uMnuz Muammar Gaddafi washushumbisa u$30 million(R422m) wazowufihla kwaZuma. |
UZuma ubephendula umnyakazo wakamuva wekhomishini 'empini' yabo njengoba izolo usihlalo wekhomishini uJaji Raymond Zondo ememezele ukuthi bazombika enkantolo yoMthethosisekelo uZuma ngokudelela umyalelo wekhomishini ngokushaya indiva amasamanisi ayemphoqa ukuthi avele phambi kwayo kuleli sonto. UZondo uqhube wathi bazokwenza isicelo sokuba aboshwe uZuma. |
“UZuma ubesebenzisa isisoka nje ngokukhuza kwakhe. Ngicabanga ukuthi isimo esisazoqhubeka lesi sokuhhewulwa kwabaholi. |
UZuma ubevele kule nkantolo ngenxa yokusoleka kwakhe ngamacala enkohlakalo, ukukhwabanisa nokushintshisana ngemali. |
UZuma ubhekene namacala angu-12 okukhwabanisa, elilodwa lokuwaka, amabili enkohlakalo nelilodwa lokushushumbisa. Okuxakile ohlwini lofakazi elibonwe yiSolezwe ngeSonto wukungaveli kwegama likaMnuz Schabir Shaik, owayengumeluleki wezimali kaZuma nowalahlwa yicala. |
UZuma ubhekene namacala awu-18 okukhona kuwo elokugwazelwa yinkampani yezikhali, iThales. |
UZuma ubhekene namacala enkohlakalo amayelana namathenda ezigidi zamaRandi okuthengwa kwezikhali zombutho wokuvikela. |
UZuma ubhekene namacala enkohlakalo ngokuthengwa kwezikhali nenkampani yaseFrance, iThales, eyabuye yebuza yazibiza njengoba yayaziwa ngeThint. |
UZuma ubhekene namacala enkohlakalo, ukukhwabanisa nokushushumbisa imali, asukela esivumelwaneni sokuthengwa kwezikhali, ezathengwa elakuleli ngeminyaka yo-1990. |
UZuma ubhekene necala lokukhwabanisa, elenkohlakalo, nelokushushumbisa imali okwenzeka ngama-90’s ngenkathi kuthengwa izikhali. |
UZuma ubhekene noxhaxha lwamacala enkohlakalo, ukukhwabanisa nokushushumbisa imali kusukela esivumelwaneni sango-1999 sokuthengwa kwezikhali phakathi kweNingizimu Afrika nenkampani iThales esabiza imali engu-R30 billion. UZuma usolwa ngokuthatha imali yokugwazela kwinkampani iThales ngokusebenzisa owayengumcebisi wakhe kwezezimali, owaboshelwa ukukhwabanisa, uSchabir Shaik. |
UZuma ubonge abalandeli bakhe ngokuhlale njalo bemeseka. |
UZuma ubuchithile ubufakazi bukaMaseko bokuthi wachithwa njengesikhulu esiphezulu seGCIS ngemuva kokuthi uZuma ekhiphe umyalelo wawubhekisa kulowo owayengungqongqoshe ehhovisi likamengameli, uMnuz Collins Chabane, ukuthi afake uMaseko komunye umsebenzi noma anqamule inkontileka yakhe. |
Subsets and Splits
No saved queries yet
Save your SQL queries to embed, download, and access them later. Queries will appear here once saved.