input
stringlengths 1
130k
⌀ |
---|
UZondi uthe ngaleso sikhathi ababekubanga kakhulu noCele ukusebenzisa kwabo igama uShanela ekubeni umnyango nawo unolwalo uphiko olubizwa ngoShanela. |
UZondi uthe ngesikhathi sikaShanela owenza okuphambene nomthetho “babembamba bamqinise”. |
UZondi uthe osekusele ukuthi bese livulwa ngokusemthethweni leli thuna elilungiswe emva kwezikhalazo ngesimo elikuso. |
UZondi uthe sebevele sebemqashile umuntu ozokwenza lo msebenzi wokulungisa amathuna. |
UZondi uthe uyena owazikhethela ukuthi ubuso bakhe bungafihlwa uma esefakaza ecaleni lika-Omotoso. |
UZondi uthe yize bephoxekile kodwa bathole izifundo ngokudliwa yi-India. |
UZondi uthi nsuku zonke kumele bachazele amakhasimende abo, iningi lawo linama learner’s asephelelwe isikhathi, ukuthi izikhungo zivaliwe. |
UZondi utshele Isolezwe ukuthi umsindo odalwa yidlanzana embonini yabo wakha isithombe esibi emphakathini sokuthi kunomsindo nodlame ematekisini. |
UZondi utshele izinkumbi ebezihambele umngcwabo ukuthi uShangase ubehlupha. |
UZondi uveze ukuthi wakhuliswa ngunina owayengashadile nokwathi eseshonile udadewabo omdala uNksz Tholiwe Zondi kwaba uyena obabhekayo ekhaya. |
“UZondi wangizamela ukuba ngithole umfundaze njengoba ngiqale uGrade 8 eGlenwood High School. Ngibona ikusasa lami lizoqhakaza kulo mdlalo, ngoba ngizimisele kakhulu,” kuqhuba uThamsanqa ophinde abe yi-off spiner. |
UZondi waseMgungundlovu uthi inkampani yakhe wayisungula ngo-2018 ngoba efuna ukutshala imali emabhizinisini aletha umehluko empilweni yabantu baseNingizimu Afrika. |
UZondi wehlelwa yilokhu nje ubesanda kukhethwa ngaphandle kokuphikiswa kwesokuba unobhala, engqungqutheleni ebingoMeyi. Ngaphambi kwalokho ubephethe isikhundla esifanayo kwi-ANCYL khona esifundeni. |
UZONDIWE uyathuka uma ezwa ukuthi uTshidi uhlela ukubulala. Izinhlelo zokugaxelisa uJack azihambi ngendlela. |
UZondi woBumbano Driving School Operators’ Association uthe uNtuli ubewukhathalele umphakathi kusukela kwezokuthutha kuze kuyofika ekuphepheni kwawo. |
UZondi wuyena obehola umbhikisho omkhulu ngezinsolo sokucwasa ngokwebala esikoleni Umhlali Preparatory lapho okwakudume khona ukuthi abantu babandlululwa bukhoma. Uphinde waba sekhaleni leminye imibhikisho eJunction Mall nasesisibhedlela iKwaDukuza Private. |
UZondo akazange aveze ukuthi uzohoxa noma ngeke uma uZuma esezofakaza kwikhomishini ngoNovemba 16 kuya ku-20. |
UZondo bekulindeleke ukuthi ethule isinqumo sakhe ngoLwesithathu ekuseni ngo-10 kodwa wasihlehlisela ku-3 ntambama isikhathi sokuhlala kwekhomishini. Ngaphambi kokuthi ushaye u-3, ikhomishini ishicilele esinye isitatimende iveza ukuthi uZondo usezophendula ngoLwesine ekuseni ngo-10 kulandela isitatimende esifakwe abameli baZuma ngoLwesithathu ekuseni bemsola ngokungakhulumi iqiniso ngobuhlobo bakhe noZuma ngoMsombuluko. |
UZondo ebuzwa ukuthi ungakanani umsebenzi osabasalele nokuthi sekuyimalini ekhokhwe ngale khomishini, ungene ezintangeni. |
UZondo ekhipha isinqumo uthe uZuma uhlulekile ukuveza ukuthi uchemile. |
UZondo, ephendula uthe naye uyazibongela ngethuba lokwenza lo msebenzi ngoba babenazo izinkinga kodwa njalo uma eya kuRamaphosa wayemlalela, ewuseka umsebenzi wekhomishini. |
UZondo izolo kuphoqelekile ukuba akuhlehlise ukuphonswa imibuzo kukaGordhan. |
UZondo izolo ukhiphe isitatimende lapho ethe ngama-90 ewummeli (eThekwini namaphethelo), wathandana nowesifazane agcina emkhulelisile. Lo wesifazane ungudadewabo kankosikazi kaZuma, abangasazwani naye uNkk Thobeka Madiba-Zuma. |
UZondo kade ephendula imibuzo yabezindaba bukhona kwi-eNCA, ngesikhathi kunesithangami sabezindaba izolo ngodaba oluthinta ukwelulwa kwesikhathi sekhomishini. |
UZondo ngoMsombuluko ekuseni uthe sebenqume ukudingida udaba lokuthumela uZuma incwadi ezomphoqa ukuthi avele kule khomishini, okuwudaba abazolidingida ngo-Okthoba 9, “bekhona noma bengekho’’ abameli baZuma. |
UZondo, ofuna icala likaZuma liqulwe ngokushesha, uthe ukungaveli kwakhe kwikhomishini ngeledlule ngokunjalo nokuhluleka kwakhe ukuphendula ezinye izicelo zenkantolo yikho okumenza afune atholwe enecala lokudelela inkantolo. |
UZondo ozwakale ecikwa yisenzo saleli Jaji elikhethe ukungalubhadi kule khomishini namhlanje, uthe akwamukelekile ukuthi leli jaji lingabi khona ekubeni lazi kuqala unyaka ukuthi kumele lizovela phambi kwale khomishini. |
UZondo ube esecacisa ukuthi akuyena ummeli wekhomishini ohola ubufakazi, u-Adv Paul Pretorious othathe isinqumo sokuthi kucelwe uZuma ukuthi azofakaza, nguye. |
UZondo ube esethi uzomemezela isinqumo sakhe ngolunye usuku uma esehlangene nethimba labalapha uZuma. |
UZondo ube eseveza nokuthi bavumele ngokuthi emasontweni amabili azayo bazodingida nethimba labameli bakaZuma ukuthola isivumelwano ngokubuya kwakhe kule khomishini. |
UZondo ubonge uZuma ngokunikeza ikhomishini ithuba lokuthi limpheke ngemibuzo nokuthi usazobuya azofakaza kwikhomishini uma sekwenzekile okuvunyelwane ngakho. |
UZondo ubuze ukuthi kungani isigungu esiphezulu sathatha isikhathi eside ukuthatha izinyathelo, uRamatlhodi waphendula ngokuthi inkinga bekuwukuthi abantu abaningi basebehambisana naye uZuma. |
UZondo ucele uNkk Mentor ukuba aphendule ngento ayaziyo hhayi ayizwa. |
UZondo uhlangabezane nembibizane namhlanje aziswa abameli bakaZuma ukuthi ngeke avele ukuzophendula imibuzo kule khomishini namhlanje. Ngesikhathi ziqala izinhlelo zekhomishini namhlanje uZondo uveze ukuthi akazi kuzokwenzekani ngemuva kwezingxoxo phakathi kwabameli bekhomishini nabameli baZuma ngoLwesine. |
UZondo ujabula nje, wayeqale khona ohlelweni lwasekuseni kusekhona uLinda Sibiya kulolu hlelo futhi wazakhela khona udumo. |
UZondo ukhale ngo-Advocate Suzan Wentzel, ngokuhluleka ukubona ukuthi iyiphi ingxenye yobufakazi bukaLebeya enikezwe ikhomishini ethinta amaphoyisa nokungaphathwa kahle kwakhe. |
UZondo ukhuze wababaza kodwa wavuma ukuthi uyamazi uShezi nenye insizwa abesebenzisana nayo kodwa akahlangene nabo, bahlukana kudala ngesikhathi kuqembuka ebandleni lakhe. |
UZondo ukuphikile ukuthi unesandla ekushisweni kwemizi. |
UZondo ukuqinisekisile ukuthi sekuchithwe imali esondele kuR1 billion ngekhomishini esiya ngasemaphethelweni. |
UZondo ukusho lokhu izolo ngaphambi kokuba kuqale ukulalelwa kobufakazi kule khomishini. |
UZondo umbuzile ukuthi kungani ayeka ukuvakasha emzini wakwaGupta, uNene uthe ngesikhathi ewuNgqongqoshe wezeziMali wayenomsebenzi omningi engasenaso isikhathi sokuvakasha. |
UZondo umemezele ukuthi uRamaphosa uzofakaza ngoMeyi 31 no-Juni 1 nonyaka. |
UZondo unengekile ngokuthi leli jaji kungabi yilona elizozicelela ukuthi kuhehliswe ukulalelwa kobufakazo kodwa okunalokho uthumela ummeli nakhona ngemizuzu yokugcina. |
UZondo ungomunye wabaqeqeshi asebebhekelele ukukhiqiza abadlali abasebancane ngaphansi kohlelo iNedbank Ke Yona Team Search njengamanje. |
UZondo unxuse abezindaba nabanye abantu ukuthi bangalokhu begagula igama langempela likaMr. X. |
UZondo unxuse ithimba labameli bekhomishini ukuthi licubungule okwenziwe uZuma izolo ngakho kumele bahlangane ngempelasonto. |
UZondo uphethe ngokuthi ikhomishini izozama ukubheka ukuthi bakhona yini ofakazi abazokwazi ukuvela kwikhomishini kuleli sonto kwazise bekuyisonto ebelihlelelwe ukupheka uZuma ngemibuzo. |
UZondo uphinde wakuveza ukuthi baningi abacele ukuba kuhlehliswe ukufakaza kwabo. Uthe ekuhambeni kwesikhathi kuzophoqa ukuba akhiphe amasamanisi azophoqa ukuthi abantu bazofakaza. |
UZondo uqale wafunda isitatimende asibhalile eziqhelelanisa nokuthi ungumngani kaZuma wathi kodwa wamazi esengummeli ngama-90’s. |
UZondo uqhube wasiphikisa nesikhalo sikaZuma sokuthi useke wabeka inkulumo enokuchema phakathi ngesikhathi ephendula ofakazi kule khomishini. Uthe ngisho ijaji enkantolo livumelekile ukubuza ofakazi imibuzo ukuze liqonde kangcono ubufakazi. |
UZondo uqhube waveza ukuthi ikhomishini yamnikeza isikhathi esiningi uZuma sokuthi aphendule ngezinsolo noma afake isicelo sokuzopheka ngemibuzo ofakazi abaphatha igama lakhe, bemsola ngenkohlakalo. |
UZondo usazomemezela ukuthi uGordhan uzophinde afakaze nini. Izolo kuqhubeke nokulalelwa ubufakazi ngezindaba ezithinta iPrasa. |
UZondo usho lokhu ephendula incwadi eyabhalwa * -Advocate Eric Mabuza ngoSepthemba ecela ukuba ahoxe ngoba uZuma ukholelwa ukuthi kunalokhu okumthinta ngqo, okungahle kumphazamise emsebenzini wakhe wokuba usihlalo kule khomishini. |
UZondo usho lokhu izolo, ngemva kokuba uZuma nethimba labameli ngoLwesine behambe ngaphandle kokuba abanikeze imvume. |
UZondo usichithile isicelo sakhe, wathi uzoqhubeka uWhite afakaze. |
UZondo uthe akakholelwa kulokho ngoba akazi nokuthi icala lakhe lasenkantolo liyoqhubeka nini. Uthe ngokwakhe, okuzokhulunywa kwikhomishini ngeke kuphazamise okwasenkantolo. |
UZondo uthe akazi noma uZuma uzodinga yini ukuthi kwengezwe izinhlelo zakhe zokuphepha kwazise uvele uqukethe ithimba lakhe elimgadayo. Uthe ikhomishini izoxhumana noZuma kudingidwe ukuthi kukhona yini abangakwenza ukuqinisekisa ukuthi uhlala ephephile nomndeni wakhe. |
UZondo uthe asikho isizathu ebesingamenza ashise le mizi njengoba ethe akakaze axabane nabanikazi bayo. |
UZondo uthe bakhona nabanye izinkontileka zabo ezingazange zivuselelwe. |
UZondo uthe basafake isicelo enkantolo ukuba kululwe isikhathi. |
UZondo uthe bekubalulekile ukuthi ikhomishini izwe uhlangothi lukaZuma, aphendule nangezinsolo ezibhekiswe kuye. |
UZondo uthe:“Bengizitshela ukuthi ukulungele ukufakaza eseKapa ngakho nami ngiyazibuza ukuthi ngabe kwenzekeni, osekwenze washintsha umqondo. Uma kukhona okumvimbayo uzokuphendula kumasamanisi. Ngiyakuvumela ukuba nikhiphe amasamanisi azomphoqa ukuba azofakaza.” |
UZondo uthe bonke abantu abathula ubufakazi kule khomishini baphathwa ngendlela efanayo. |
UZondo uthe isinqumo uzosikhipha namhlanje, uma kwenzeka singamvuni uZuma kumele aqale aphendule ngobufakazi obumthintayo mayelana nezinto eziningi ezithinta nodaba lomndeni wakwaGupta. |
UZondo uthe isizathu sikaGordhan sokungafakazi izolo kasanele ngoba kade atshelwa ngosuku futhi uMengameli wakuleli, uMnuz Cyril Ramaphosa, wathi bonke oNgqongqoshe uma bedingeka kwiKhomishini bayobeka lokho kube semqoka kunokuqhubeka nemisebenzi yabo. |
UZondo uthe ithimba lekhomishini lisebenza ngokuzimisela nangokuzikhanda. |
UZondo uthe kungumsebenzi wethimba labameli ukuba liye kuyena limbuze ngezinsolo ezibhekiswe kuyena. |
UZondo uthe kusadingeka kubizwe ofakazi abahlanu noma abayisithupha ukuba bezofakaza. |
UZondo uthe kusele kancane nje basonge wonke umsebenzi. |
UZondo uthe kuyamthokozisa ukuthi uZuma uyaqhubeka nokufakaza. Ucele abezomthetho kwikhomishini ukuthi bamlekelele uZuma noma yingaluphi usizo aludingayo. |
UZondo uthe kuyaxaka ukuthi ibhodi yePrasa kwaze kwaphoqekela ukuthi liye enkantolo ukuphoqa ukuthi oKlebe baphenye. “Ukuba nesimo lapho kumele kusetshenziswe imali yabakhokhibentela ukukhokhela abameli ukuphoqa olumye uphiko lukahulumeni ukuthi lwenze umsebnzi walo yinto exakayo,” kusho uZondo. |
UZondo uthe lokhu kuyakhathaza kakhulu, wathi kodwa ngeke baphazamiseke emsebenzini wabo. |
UZondo uthe ngoLwesine kube nezingxoxo phakathi kwabameli bekhomishini nabameli bakaZuma, abenethemba lokuthi zizophetha kahle. |
UZondo uthe nguyena ongatshela umuntu ukuthi akathule hhayi noma ngubani wathi indlela akhuluma ngayo umpofu, ayamukelekile. |
UZondo uthe: “Okwenzile kuzokwenza abanye ofakazi babe manqika ukuza kwikhomishini bezofakaza ngoba bazobe besaba. Lokhu kubukela phansi umsebenzi wekhomishini. Ngiphoxekile ukuthi wenze lokhu emuva kokuba ngishaye umthetho wokuba angavezwa lo muntu. Bengingakulindele lokhu kuwena. Kusukela izolo bengibona sengathi ukhombisa ukuyihlonipha ikhomishini.” |
UZondo uthe sebehlukene noNksz Zulu futhi sebenesikhathi bagcina ukukhuluma. |
UZondo uthe ubhalele uNgqongqoshe wezeziMali, uMnuz Nhlanhla Nene kabili, emcela ukuthi angenelele ngoba iminyango ephethe ezezimali ayimlekeleli ophenyweni lwakhe. |
UZondo uthe ubudlelwane bakhe nalo wesifazane baphela eminyakeni edlule ngakho ngeke kuphazamise ukusebenza kwakhe. |
UZondo uthe ufisa i-ANC nePhalamende baphendule ngokuzitshwa kwezinsolo zenkohlakalo ePrasa. “Asidingi izinkulumo ngokuthi abantu balwa kanjani nenkohlakalo, sidinga izenzo. Wena (Molefe) ufikile wasinika ubufakazi. Angingabazi ukuthi abanye enhlanganweni ebusayo kumele beze phambi kwekhomishini.” |
UZondo uthe ufisa ungqongqoshe wamaPhoyisa uMnuz Bheki Cele noKhomishana wamaphoyisa uGeneral Khehla Sitole baqinisekise ukuthi uyalandelwa umyalelo wenkantolo ngokuboshwa kukaZuma. |
UZondo uthe ukuqokwa kwabantu engazi lutho ngabo, engabahlolisisanga kuyamkhathaza. |
UZondo uthe ukuvela kukaZuma kule khomishini kuhlehliselwe isonto likaNovemba 16 kuya kuNovemba 20 nonyaka. |
UZondo uthe uma umuntu engawuhloniphi umthetho asuke ewushayile, ukubona njengokuthi akamhloniphi siqu sakhe. |
UZondo uthe uRamaphosa uzovela phambi kokuphela kukaJuni. |
UZondo uthe ushaqekile yile mali wathi kwakukhomba ngokusobala ukuthi kukhona okungahambi kahle. |
UZondo uthe uthole umbiko ukuthi ngeledlule kwadutshulwa iwindi emahhovisi, kwatholakala inhlamvu ngaphakathi. |
UZondo uthe uzocela abhale esinye isitatimende sakhe ngesiZulu uma eseqede ukufakaza. |
UZondo uthe uzophinde akhiphe ezinye izinsuku uZuma okuzomele abuye azofakaza ngazo. Uthe uzonikezwa amanye amasamanisi, amphoqa ukuba azofakaza kwikhomishini. |
UZondo uthe wonke umuntu othintekayo, akhulume ngaye esitatimendeni sakhe (uMolefe), okubalwa noMengameli, bazothola ithuba lokuziphendulela. |
UZondo uveze nokuthi owayenguMengameli uJacob Zuma, naye kulindeleke ukuba azofakaza ngoJanuwari. |
UZondo uveze ukushaqeka ngobufakazi bukaMolefe, othe imizamo yakhe yokuba oKlebe, i-ANC nePhalamende baphenye ngezenzo zenkohlakalo yazitshwa. |
UZondo uveze ukuthi akusona kuphela lesi sigameko njengoba kuke kwaba khona ukudutshulwa kwamahhovisi ekhomishini ngaphambilini. |
UZondo uveze ukuthi phakathi kwezizathu ezivezwe uZuma ngokungaveli kwikhomishini kuleli sonto, uthe umatasa ulungiselela icala lenkohlakalo asabhekene nalo kanti futhi nodokotela bamyalele ukuthi angabi nezindlela eziningi ngoba usengcupheni yeCovid-19. |
UZondo uvumile ukuthi uthandanile nenguduso kaNgcobo futhi baze bazitika ngocansi. Uthe wayengazani nayo engakayi kolobolela uNgcobo. |
UZondo uvumile wabe esethi ngakusasa kumele abekhona ngoba uma ekhipha isinqumo esingeke simvune kumele kuqhubeke umsebenzi. |
UZondo uzonquma namhlanje ngokuthi uzohoxa noma cha. |
UZondo uzwakalise ukuphoxeka kwakhe ngesinqumo sikaZuma wathi bazombika enkantolo yomthethosisekelo ngokuphula umthetho wekhomishini ngokunjalo nokuziba umyalelo wenkantolo yomthethosisekelo. |
UZondo wafaka isicelo enkantolo enkulu ukuze kwelulelwe isikhathi sokusebenza kwekhomishini, esidonse iminyaka emibili iphenya. |
UZondo wathi ithimba labameli bekhomishini kumele licubungulisise ukuhamba kukaZuma enganikezwanga imvume. |
UZondo wathi “Le khomishini ayizidingidi nofakazi izinsuku okumele bavele ngazo”. Nalapho anquma khona ukuthi uZuma uzovela kule khomishini ngoNovemba 16 kuya ku-20. |
Subsets and Splits
No saved queries yet
Save your SQL queries to embed, download, and access them later. Queries will appear here once saved.