input
stringlengths 1
130k
⌀ |
---|
“Uzobhincisela nxanye uNkunzi ebhizinisini. Kuzoshuba impela,” kusho umthombo. |
Uzobolela ejele uPhelelani Mazibuko (44) kulandela ukugwetshwa yinkantolo yesifunda e-Estcourt ngoLwesine. Ngokwesitatimende esithunyelwe amaphoyisa, uMazibuko ugwetshwe odilikajele abathathu neminye iminyaka ngaphezulu ngamacala okuthumba. |
Uzobona into ezokwenzeka ehlobo. Utshani eduze nomgwaqo babuye bashanele bafake emapayipini bese amanzi angabe esahamba kube nenkinga nezikhukhula zihamba namaphepha yonke imfucuza igcwala emgwaqweni. Uhamba ezitaladini kwezinye indawo ungangena nasemigodini basusa izinsimbi ezivale izitamkoko. Izinga lenhlanzeko nokunakekela ingqalasizinda kuphansi. Bayamba bangabuyiseli ngendlela. |
UZOBONAKALA kwiRhythm City kusuka namhlanje elingisa indawo kaPule uZamani Mbatha ikhono lakhe lokulingisa eliqale ukubonakala emdlalweni iSthembiso kuMzansi Magic ISITHOMBE: SITHUNYELWE |
“Uzobona kuzophela unyaka sengihamba ngemoto, abantu bazomangala ukuthi kwenzeke kanjani,” kusho uSiyacela. |
UZOBOSHWA noma yinini uNkk Grace Mugabe ongunkosikazi wowabe engumengameli waseZimbabwe, uMnuz Robert Mugabe njengoba amaphoyisa aseNingizimu Afrika esebenzisana nenhlangano yamaphoyisa emhlabeni jikelele i-Interpol. |
UZOBUYA eseneziqu owesifazane wase-Eastern Cape owaboshelwa izidakamizwa eThailand ngo-2011, okulindeleke abuye ekupheleni kwale nyanga. |
Uzobuya futhi abambe iqhaza kwiSigcawu Theatre Festival, okusuke kuqhudelana khona amaqembu abalingisi angu40 aseKZN ngoNovemba 6 kuya kumhla-8. Nakhona lapha uzobe engumphathi wohlelo futhi abuye enze adume ngakho. |
UZOBUYA izinto zisemapeketwane eqenjini umqeqeshi weSwallows ethelwe isibhaxu yiSundowns emdlalweni weDStv Premiership eLoftus Versfeld Stadium, ePitoli, ngeSonto ebusuku. |
UZOBUYA ngomfutho umkhankaso weMamelodi Sundowns wokuwina isicoco se-Absa Premiership kulandela ukululama kwesithenjwa uSibusiso Vilakazi olimale nyakenye esekhempini yeBafana Bafana. |
UZOBUYA uDawn Thandeka King kwi-DiepCity emva kokulimala okumholele ukuthi ahlabe ikhefu lezinyanga ezintathu ekusebenzeni. |
“Uzobuya ukaputeni weqembu uVilakazi emdlalweni wethu neSuperSport. Ngicabanga ukuthi uyena ozoqhubeka nokubamba ibhande. Umqeqeshi wethu ngeledlule wavele wabiza igama lami ngoba nakhu edinga owayezohola iqembu. Ngisola ukuthi ngaba nenhlanhla yangaleso sikhathi,” kuphetha * -Akoriko. |
Uzobuye akhunjulwe kakhulu nangeqhaza alibamba ngesikhathi kuhlanganiswa ihubo lomzabalazo wabamnyama iNkosi Sikelel' i-Afrika nehubo lamaBhunu iDie Stem ukuze kuphume iHubo leSizwe. |
Uzobuye eze nezinhlelo zokuthuthukisa umnotho nezizoholela ekudaleni amathuba omsebenzi, nasekukhuliseni umnotho ukuze uhlomulise bonke abantu baseNingizimu Afrika, alwe nenkohlakalo. |
UZOBUYELA ekubeni wujika nelanga owayeyiMeya yeTheku, uNkk Zandile Gumede ophinde washenxiswa ekubeni yilungu lesiShayamthetho nasemisebenzini ye-ANC yiqembu lakhe izolo. |
Uzobuyela enkantolo nabekwe nabo icala ngoNovemba 16 kuya kuDisemba 10. |
UZOBUYELA enkantolo ngenyanga ezayo unkosikazi kalowo owayengungqongqoshe wezezimali kuleli uMnuz Malusi Gigaba, uNkk Nomachule Norma Gigaba, izolo obevele enkantolo yaseHatfield ngecala lokucekela phansi impahla. |
UZOBUYELA enkantolo ngesonto elizayo owesilisa obonakala kuma-video ezinkundleni zokuxhumana eqiqinge ubhasikidi wesitolo sakwaWoolworths, onezimpahla azifake emotweni bese eshaya echitha. |
UZOBUYELA enkantolo ngoDisemba 13 nonyaka uninalume wentombazanyana eneminyaka eyisishiyagalombili obhekene necala lokuyiqoba ayifake emathoyilethi omgodi amabili ahlukene. |
UZOBUYELA enkantolo ngoMeyi 7 umculi wowokholo uDkt Tumi nomkakhe kulandela ukudedelwa ngebheyili enkantolo yamacala ezimali ePalm Ridge, eGoli, ngoLwesibili ecaleni lokukhwabanisa. |
UZOBUYELA enkantolo ngoMsombuluko owesifazane osolwa ngokubulala isoka lakhe eTshwane. Lo wesifazane oneminyaka ewu-22 uvele enkantolo yemantshi ePitoli ngoMsombuluko lapho azame ukuzimela khona enkantolo kodwa wayalelwa ukuthi ngeke akwazi ukukwenza lokho kuzomele abuye nommeli ngoMsombuluko. |
UZOBUYELA enkantolo ngoNovemba 15, owesifazane waKwaMashu, okuthiwa ubezenza ummeli. |
Uzobuyela enkantolo ngoNovemba 19 eseyofaka isicelo sebheyili. |
UZOBUYELA enkantolo ngoSepthemba 25 owesifazane waseBothaville, eFree State, osolwa ngokugwaza nokubulala umyeni wakhe ngoMgqibelo. |
UZOBUYELA eNkantolo yeMantshi yaseGoli ngoSepthemba 20 umculi wokholo oboshwe ngeledlule ngemuva kokuthi uzakwabo emvulele icala lokumdlwengula eminyakeni engu-30 eyedlule. |
UZOBUYELA eNkantolo yeMantshi yasePinetown ngoMsombuluko wesonto elizayo owesifazane obhekene necala lokubulala ingane yakhe enezinyanga ezintathu ngokuyiklinya ngengubo yokulala ngoba ecikwe wukuthi isoka lakhe elingubaba wayo lehluleka ukufeza isithembiso salo sokuthi limshade. |
UZOBUYELA esikoleni ayofeza iphupho lakhe leminyaka lokuba wusonhlalakahle owesilisa obambe iPowerBall. Lo mlisa (30) obambe uR51 million ngoLwesibili ngoMashi 2 wadlala ngoR30 kuphela kwezinye zezitolo ePolokwane kwaba ukushintsha kwempilo yakhe njalo. |
“Uzobuyela kuwena, akakwazi ukukhuluma nocingo okwamanje, kukhona amatasa ngakho,” kusho owesifazane. |
uzobuyela kwiNapoli kwiSerie A ayoyikha ngamahalavu kwazise ukhonjwa ku-6.7 million wopondo ngesizini. |
UZOBUYELA namhlanje eNkantolo yeMantshi eThekwini umlisa osolwa ngokubulala uMnuz Mlungisi Mbewana oshone emasontweni amabili edlule edutshulwa endaweni yobumnandi eSpringfield, eThekwini. |
UZOBUYELA ngenyanga ezayo eNkantolo yaseThekwini umfundisi oneminyaka engu-48 oboshelwe icala lokudlwengula ivolontiya elineminyaka ewu-15 ebandleni. |
UZOBUYELA ngesonto elizayo enkantolo owesilisa osolwa ngokudubula abulale iphoyisa elalingekho emsebenzini eMlaza. |
UZOBUYELA ngoJulayi 10 kuthelevishini uLerato Kganyago njengoba ezokwethula uhlelo olusha lwengqephu, iProject Runway South Africa, kuMzansi Magic. |
UZOBUYELA ngoMeyi 23 enkantolo kaMantshi yaseThekwini umculi kamaskandi uZibokwakhe Mnyandu (57), odume ngelikaPhuzekhemisi, njengoba ebhekene necala lokuzama ukubulala. |
UZOCHITHA impelasonto yesibili esezikhindini owesifazane waseMtshezi, KwaZulu-Natal, osolwa ngokwakha itulo lokusoconga umyeni wakhe. |
Uzochitha impelasonto yonke ethothoza esitokisini unkosikazi yalowo owayenguNgqongqoshe wezeziMali kuleli, uMnuz Malusi Gigaba, ngenxa yokuthinteka ekulimazeni impahla nokwehlisa isithunzi. |
UZOCHUSHISA abesifazane abafuna ulwazi lokuthi bangakhula kanjani emabhizinisini, uMnuz Musa Zulu osezakhele olukhulu udumo ngokubhala izincwadi. UZulu kulindeleke ukuthi abe yisikhulumi sosuku aphinde acule emcimbini obizwa nge”Zenzele Mbokodo”, ohlelwa uNksz Shilex Shange. Lo mcimbi uzokuba ngoMgqibelo, eGallery of Faith, eThekwini. |
Uzodlala engumzala kaThandi nomshana kaLydia. Indawo yakhe izoheha kakhulu ngoba uzoba ngumculi ofufusayo kodwa onephupho lokuphumelela kowokholo. |
“Uzodlala indawo yomuntu ononya kodwa ongamphikela uma ungamazi ngenxa yokuthi ubukeka engumuntu olungile. Uvela njengosomabhizinisi onogazi, oziveza njengosomabhizinisi ovelele. Ufana nonwabu, uyashintshashintsha ukuze athole akufunayo. Unamaphupho amakhulu ngakho angenza noma yini ukuwafeza,” kusho uMatodzi. |
“Uzodlala kwiHighlands Park ngesizini ezayo. Kubukeka konke sekuqediwe. Akasafuni ukudlala kwiSundowns kwazise ibikade ingamniki ithuba,” kusho umthombo. |
UZODLALA umdlalo wakhe wokuqala weRainbow Cup SA uMakazole Mapimpi njengoba efakiwe eqenjini lamaCell C Sharks elizogijimisana namaLions e-Emirates Airlines Park kusasa ngo-4 ntambama. |
Uzodlalwa yiwona woyisithupha amaqembu akulesi sifundazwe. |
“Uzodlula ebantwini ngenxa yejubane nomjiko wakhe futhi silindele ukuthi akhandele nozakwabo inqwaba yamathuba. |
UZodwa kuthiwa uxoshwe eZambia ngenxa yokungaligqoki kwakhe iphenti. Lokhu kubonakale njengokudelela imigomo yezwe njengoba ligcwele amaKhristu okuqina. |
UZodwa Majola uthe okwamanje yena nomndeni wakhe bazobanakho ukudla kuze kube yisonto elizayo. Uphumile kodwa wayocosha cosha ngoba akazi ukuthi lesi simo sizoqhubeka isikhathi esingakanani. |
UZodwa Makhado ongumsunguli weZolution Fashion uthe kumjabulisile ukuba iDolobha lisingathe lo mcimbi ogcizelele ukubaluleka komkhankaso wokuthengwa kwemikhiqizo yasekhaya. |
UZodwa, odume ngokungabinendaba nemibono yabantu ngaye ufake ivideo ekhasini lakhe ku-instagram ethandazelwa umndeni angawazi ayecele ukugeza kuwo ngesikhathi ehambele lo mcimbi. |
UZodwa sekunesikhathi ekhuluma ngohlelo lwakhe oluzoba kuthelevishini agcine eliqinisekise ngesonto eledlule. |
UZodwa umangaze abantu ngesikhathi eguqa ngedolo ecela umshado kule nsizwa endaweni yobumnandi, Eyadini Lounge, eMlaza, ngeSonto. |
UZodwa usanda kutshela uLasizwe Dambuza ohlelweni lwakhe olusakazwa kwiYouTube, iTruth or Drunk, ukuthi umnyanya kabi uZahara. "UZodwa Wabantu angazi sibangani naye ngoba asijwayelene." |
UZodwa useveze ukuthi lolu hlelo luzoqala ngoMeyi 25 kusona lesi siteshi. |
UZodwa uthe akamoshanga ngamalungiselelo omshado ngoba usahlela ukuyigqoka ingubo abeyithengele umshado ngosuku okuyobe kudlala ngalo isiqephu sokugcina sohlelo lwakhe iZodwa: Uncensored, kuMoja Love |
UZodwa uthembisile ukuthi uzowuyeka lo mkhuba. |
UZodwa uthe njengamanje umatasa nokuqopha uhlelo lwakhe olwaphazanyiswa nayiCovid-19. |
UZodwa uthe yonke le mibuzo abantu abanayo abangazixaki ngayo ngoba ayinamsebenzi walutho. |
UZodwa uveze lokhu enkundleni yokuxhumana u- |
UZodwa uveze ukuthi akazi noma umndeni kaNtobeko uzoyibuyisa yini imali amlobola ngayo. |
UZodwa uveze ukuthi esinye sezizathu zokuhlukana kwabo ngukuthi wayelindele ukuthi uNtobeko uzomlwela ngesikhathi behlabe ikhefu kodwa wangakwenza lokho. Uthe lokho ukuthathe njengomyalezo ovela kuyena ukuthi kuphelile ngabo. Kusolakala ukuthi lezi zithandani bese kuphele inyanga zihlukene kanti bezizama ngakho konke ukufihla ukwehlukana kwazo. |
UZodwa uziphendulele ezinkundleni zokuxhumana eqeda kuzwa le nkulumo. Uvele wabiza uCeleste ngengulube. |
UZodwa uzobonakala eqinisa ubudlelwano bakhe nomndeni wakubo. |
UZodwa uzokhuluma ngezinselelo abhekane nazo endimeni yobumnandi njengoba abanye behlala bemgxeka ngokungayigqoki impahla yangaphansi. |
UZodwa Wabantu akazange asho okuningi kodwa kule video yakhe uzwakala ethi ’makunyiwe’ nokuyinto akhonze ukuyisho njalo uma enze into azigqajayo ngayo. |
UZodwa Wabantu ubelokhu elwe njalo ekhala ngokuthi ayikho into aboshelwa yona ngoba unayo imvume kanye nozakwabo asebenza nabo. Amaphoyisa abonakala endawonye emthatha izithombe emqopha nama -video. Khonamanjalo amanye amsola ngokuthi uphikisana nawo ngoba efuna ukubukwa ezinkundleni zokuxhumana . Eziphendulela uZodwa Wabantu uthe udumo yinto aphila ngayo futhi ambopha nje ubevele eyoshaya adume ngazo ukugovoza okuyikhona okumakhele udumo. |
UZodwa Wabantu udalule nezimfihlo zothando lwabo eveza ukuthi uVusi ubemthokozisa ngocansi, emthengela izipho nezimpahla zokugqoka kodwa wakhombisa ubuqola wadla phansi nezinye zezinto zakhe. |
UZodwa Wabantu usematheni kwabaningi selokhu efake isithombe seLamborghini ezinkundleni zokuxhumana njengoba abantu belokhu bembongele njalo. Lolu nyanyavu lwemoto entsha ceke ushuthe naye ekwelinye lamagaraji ezimoto eGoli. |
UZodwa Wabantu uthi njengoba ehlala edansa kuvele amathanga abushelelezi yingenxa ye-spirit esimsebenzelayo. NgokukaZodwa Wabantu, selokhu aqala ukusigcoba siyamsebenzela. |
UZODWA Wabantu uthi ubesekhathele ukuguliswa yibhabhalazi nokuchitha imali eningi etshwaleni, wabe esethatha isinqumo sokungena esikhungweni esisiza abantu ukuthi baphume otshwaleni nasezidakamizweni. |
UZodwa Wabantu uvela nale moto nje abantu bebesamshayela ihlombe ngobuhlakani bakhe. Emuva kokuvalwa kwemicimbi ebimngenisela imali wabona ithuba lokuqala ibhizinisi ebelibukeka lilincane futhi lingeke limenzele inzuzo etheni. UZodwa Wabantu usedume ngokudayisa amaqanda muva nje, lama qanda akakhethi zindawo kodwa uwadayisa kuwona wonke amalokishi namadolobha ngisho basemgwaqweni uqobo. |
UZodwa Wabantu uziqhathe nabanye babalandeli bakhe ngemuva kokubonakala ohlelweni lwakhe ethi yena akancintisani nabesilisa abathandana nabobulili obufanayo ngoba yena unenanazi bona abanayo. |
UZodwa Zuma wakwaStained Glass TV uthe lo mdlalo uzokhonjiswa kuMzansi Magic. |
UZodwa Zuma weStained Glass, uthe ngalo mdlalo bafuna ukuxoxa izindaba iningi labantu bakuleli eselike labhekana nazo. |
UZODWEBA umndeni kaMnuz Vivian Reddy uLebani ‘Rasta’ Sirenje, ophonselelwe inselelo yilesi siqumama saseThekwini ashuthwe naso emcimbini wezobuciko |
UZOFAKA isicelo sebheyili ngo-Ephreli 30 nonyaka owesilisa ongumakhi osolwa ngokudlwengula owesifazane owayemqashe ukuba amakhele indlu eMbali, eMgungundlovu. |
UZOFAKA isicelo sebheyili ngoLwesibili owayenguNobhala we-ANC esifundeni iGeneral Gizenga Mpanza eyayaziwa ngeKwaDukuza, uMusa Zondi emuva kokuphumelela kwesicelo sakhe sokudlulisa icala. |
UZOFAKA isicelo sebheyili okwesibili uthisha waseMaduladula Primary osolwa ngokushaya isitshudeni esasifundela ubuhlengikazi esibhedlela saseNquthu esagcina sifile. |
“Uzofihlwa emathuneni asekhaya eBruntville, eMooi River, ngoMgqibelo ngemuva kwenkonzo ezoba sehholo lomphakathi ngo-9 ekuseni,” kusho uGabuza. |
“Uzofihlwa emathuneni asekhaya eMpumaze, eShowe, ngoLwesihlanu.” |
UZOFIHLWA enkonzweni yabakhethekile umzukulu wezishoshovu zomzabalazo uMnuz Walter noNkk Albertina Sisulu, kuleli sonto. |
UZOFIHLWA kubo eMnambithi ngoMgqibelo umlingisi wakuleli uMenzi Ngubane(56), odlule emhlabeni ngoMgqibelo ngemuva kokushaywa isifo sohlangothi. |
UZOFIHLWA kusasa emathuneni asekhaya usomabhizinisi waseThekwini, uMnuz Lindani Sikhakhane odlule emhlabeni ngesonto eledlule. |
UZOFIHLWA ngoLwesihlanu uNdlunkulu u-Irene Audrey Thandekile Buthelezi, uMaMzila, obeseshade iminyaka ewu-67 noMntwana uMangosuthu Buthelezi. |
UZOFIHLWA ngoMgqibelo eNanda Glebe uNatasha Conabeer (23) okusaphenywa ngokushona kwakhe. |
Uzofihlwa ngoMgqibelo. Inkonzo yakhe yomngcwabo izoba e-UCCSA Esangweni leZulu, Kwa-AA eMlaza ngehora lesishiyagalolunye ekuseni. |
UZOFIHLWA ngoMgqibelo KwaDweshula, ePort Shepstone, umculi kamaskandi, uGawulezakhe Mbili, obedume ngelikaSphuzo Sabantwana. |
Uzofika azofuna usizo kuHarriet Khoza, umngane wakhe. |
“Uzofika ekupheleni kwenyanga bese eqala ukuziqeqesha neqembu ngenyanga ezayo. Iqembu lona liqale amalungiselelo esizini entsha ngoMsombuluko,” kusho uMkhathini. |
Uzofika kwi-United ivale emsileni kwi-log yeDStv Premiership ngenxa yokuthi iqembu alinqobanga nowodwa umdlalo no-Tinkler emidlalweni emine. |
“Uzofika namava okuhlonishwa komthetho, into ebibonakala sengathi ayenzeki ophikweni lwezokushushisa. Abantu bazoqala ukuluthemba lolu phiko kodwa umbuzo wukuthi ngabe bazoshushiswa yini osopolitiki esiye sibone amacala abo evele ashabalale,” kubuza uKhumalo. |
UZOFUNGISWA namhlanje uMnuz David Mabuza ohoxe ngomzuzu wokugcina ngeledlule kufungiswa amalungu amasha. UMabuza kulindeleke ukuthi abe yiPhini likaMengameli Cyril Ramaphosa uma esememezela ikhabhinethi yakhe, okubikwa ukuthi uzoyimemezela kuleli sonto. |
UZOGADLA ngabalingisi abadumile umdlalo omusha uMakoti, ozokhonjiswa kuSABC1 kusuka maphakathi nenyanga. |
“Uzogcina ukubonakala kulo mdlalo ngoMeyi 11. Siyabonga ngokuzinikela kwakhe emdlalweni njengoba selokhu aqala kuwo ngo-2005, ufika kwithelevishini. Siyi-e.tv nalo mdlalo, sithanda ukubonga le nsizwa ngokuzinikela kwayo futhi siyfisela konke okuhle ezintweni ezoziqala njengoba ingumuntu onethalente eliyisimanga,” kuchaza uMichael. |
*Uzogcinwa endaweni ephephile eBloemfontein, ngaphambi kokuba uhanjiswe ezindaweni ezahlukene. |
UZOGCINWA esitokisini owayengumgadli weKaizer Chiefs uMike Mangena ovele enkantolo ngoLwesihlanu kulandela ukutholwa kwezidakamizwa eplazini lakhe eliseHillside, eRandfontein eGoli. |
UZOGIBELA ibhanoyi okokuqala osebenza ezingadini njengoba eyomela elakuleli emjahweni wase-United Kingdom obizwa nge-39th Virgin Money London Marathon. |
UZOGIJIMA okokuqala enkundleni eqenjini lamaBhokobhoko odlala endaweni ye-hooker, uJoseph Dweba, uma leli qembu selibhekene ne-Argentina kwi-Rugby Championship ngoMgqibelo. |
UZOGUGELA ejele owesilisa ogwetshwe odilikajele ababili ngamacala okudlwengula amantombazane ayengamatshitshi eZikhaleni Reserve, eMpangeni ngo-2018. |
UZOGUGELA ejele owesilisa ogwetshwe udilikajele ngecala lokudlwengula umshana wakhe wentombazane owayena-10 emaflethini aseCornubia, ngaseVerulam ngoMeyi 2019. |
UZOGWETSHWA ngenyanga ezayo owayeyinhloko yezobunhloli uRichard Mdluli, olahlwe amacala okuthumba nokushaya owesilisa owayejola nonkosikazi wakhe ayemshade ngokwesintu. |
UZOGWETSHWA ngoLwesithathu eNkantolo eNkulu eMgungundlovu, uNobhala we-ANC esifundeni KwaDukuza, esesibizwa ngeGeneral Gizenga Mpanza. UMnuz Musa ‘Tilolo’ Zondi (33) ngoLwesine ulahlwe yicala lokuthumba nokubulala okuthiwa walenza ngo-2015. |
UZOGWETSHWA ngo-Okthoba 30 nonyaka owesilisa ozivumele icala lokubulala izingane ezine ngoba esola unina ngokujola nesoka lakhe lakudala. |
Subsets and Splits
No saved queries yet
Save your SQL queries to embed, download, and access them later. Queries will appear here once saved.