input
stringlengths 1
130k
⌀ |
---|
UZikalala wenze lesi simemezelo ngesikhathi ethula iMandela Day Safe Sanitation, okuwuhlelo lokuhlanza izikole. |
UZikalala wePJ Kitchens and Renovations uthe waqala lo msebenzi elekelela uyise kwathi ngo-2005 emuva kokuphothula * -matric waqhubeka nawo. |
UZikalala wethule ngokusemthethweni le ntuthuko eseKeystone Business Park ngoLwesibili wathi kuyamjabulisa ukubona kwenzeka into eNtshonalanga yeTheku emuva kokuvalwa kwezimboni eziningi ngeminyaka yawo-1990 nango-2000. |
UZikhali wesabise ngokuthi uzophuma nabo bonke abazalwane begatsha lakhe ngoba bashunyayezwa nguyena. |
UZikode uthe ngesikhathi kuqala uthaqa, umasipala uphakamise ukuthi abahlali batholelwe indawo yesikhashana yokuhlala. UZikode uthe basichithile lesi siphakamiso ngoba bebengeke bavume amalungu abo ahlaliswe namaphara. |
UZikode uthe okunye okwenze banqabe lesi siphakamiso ukuthi bekungaqinisekisiwe ukuthi uma kuphela uthaqa bazovunyelwa yini ukubuyela ezindaweni zabo. |
UZILENGISILE umfundi wesilisa okuthiwa ubezama ukuqabula omunye umfundi wesifazane abafunda naye ekilasini, wazama nokumdlwengula. |
UZille kuleli sonto umeme uMalema kwipodcast yakhe ebizwa ngeTea With Helen lapho asingatha khona izingxoxo nabaholi abaqavile emphakathini kudingidwa ezombusazwe nekusasa leNingizimu Afrika. |
UZille, obebhala ekhasini lakhe kwiTwitter, uthe ziyashaqisa izinsolo okubikwa ngazo kwamanye amaphephandaba esiBhunu asola i-ANC ngokuhoxisa isicelo sokuthi iNkantolo yoKhetho iphoqe i-Independent Electoral Commission (IEC) ukuthi ivule uhlelo lokubhaliswa kwamakhansela azoyimela okhethweni lohulumeni basekhaya ngo-Okthoba. |
UZille ube esephendula le mbongi ngokubuza ukuthi kungani ikhalaza ngolimu lesiNgisi. Ngemuva kokugxekwa ngalokhu uZille ube esenanela umbono wakhe ngokuqhathanisa izimpilo zabamnyama nabamhlophe. |
UZille ube esephendula lo mculo ngokuphawula ngokuqala ngokumcebisa ukuthi udinga amakilasi okukwazi ukubhala amagama ngendlela eyiyo (spelling). |
UZille ubhala kanjena nje, ngesikhathi umengameli we-ANC uMnuz Cyril Ramaphosa ephekwa ngelincale kwiKhomishini ephenya ngokuLawulwa koMbuso yiDlanzana, kwavela amaminithi e-deployment committee ye-ANC, iphakamisa amagama abantu okufanele bafakwe ezikhundleni kuhulumeni. Kulawo maminithi, kwavela ngisho amagama abantu leli komiti elalithi bafanelwe ukuqashwa eNkantolo yoMthethosisekelo ngesikhathi kuvuleke izikhala. Ngokwamaminithi, kwavela nokuthi leli komiti lake laphakamisa imagama okuthi ubani ofanelwe ukuba yiphini likamengameli wamajaji kuleli. |
UZille umphendule wathi ungomunye wabantu abahlezi belwa nokucwasana kuleli. |
UZille uqokwe ngeSonto njengoba ezongena esikhundleni ebesiphethwe uMnuz James Selfe. USelfe ubememezele izinhloso zokushiya phansi lesi sikhundla ngemuva kokhetho lukazwelonke obelungoMeyi 8. |
UZille uvamile ukuzidonsela amanzi ngomsele kutwitter. Phambili umholi weDA uMnuz Mmusi Maimane waphikisa umbono wakhe nge-colonialism, lapho uZille ancoma khona inqubo yabacindezeli ethi kukhona okuhle abakushiya emazweni abawadla. |
UZille Zee obengomunye wabaphathi bohlelo naye ubedansa aze ashone phansi egqoke isikhindi esincane. |
UZimba, owazakhela igama ngeminyaka yo-1980 esavimba emaqenjini okubalwa kuwo iDurban Bush Bucks, AmaZulu ne-African Wanderers, usho kanjena nje uMpontshane obesewukudla kwebhentshi kwiPirates usebe sezintini zaleli qembu imidlalo emine yeDStv Premiership ngale sizini, ilandelana emuva kokulimala kukaRichard Ofori. |
UZimdollar ubengalubambi ucingo, wathunyelelwa umqhafazo ebuzwa ngalabo somabhizinisi. |
UZimdollar uphuthunyiswe esibhedlela isimo sakhe sisibi ngoMsombuluko ngemuva kokuquleka ezindlini zomsakazo eThekwini. |
UZimdollar uqale ukungazwakali emoyeni kusukela kuSigiya Ngengoma ngoMgqibelo owedlule nakuSibhukuda Kwesimanzonzo ngoLwesine. |
UZimdollar usanda kuklonyeliswa ngendondo yeBest Female Presenter kumaSebenza Women Awards iminyaka emibili ilandelana kusukela nyakenye. |
UZimdollar uzokwenza neSigqi Sezwe ebesenziwa nguNgizwe Mchunu. Ngo-12 kuya ku-3 kuzongena iTop 20 noMandla “Njinji” Magwaza, kulandela iChillas noKing Sfiso. |
UZimdollar uzoqhubeka ayibambe ishisa kuSigiya Ngengoma njalo ngoMgqibelo ngo-9 kuya ku-12, bese elandelwa uKhathide Ngobe ngo-12 kuya ku-3. Umfo kaNgobe uzophinde ayincenge phakathi nesonto ngoMsombuluko kuya kuLwesithathu engena phakathi kwamabili kuya ku-3 ekuseni. |
“UZimele uhlala nonina ongamzali nodadewabo ongazalwa wunina. |
Uzime usanda kuqeda izifundo zeB.Com kwezamabhizinisi. Ubemodelela enye yezinkampani uma engenzi lutho. |
UZIME wakukeli usengenelqe umkhankaso wokukhuthaza abantu ngokubaluleka kokusukumela izifo zengqondo. UShudufhadzo Musida onguMiss South Africa namhlanje ebusuku ngo-7 uzovula inkundla ezinkundleni zokuxhumana lapho ezobe ekhuluma khona ngezengqondo |
UZIME wakuleli osedume umhlaba wonke uthi abantu abafunde ukunaka izindaba zabo kulandela ukugxekwa kwamajaji ngokuqoka udadewabo kuma Idols. |
UZIME wakuleli uzidonsele amanzi ngomsele ezinkundleni zokuxhumana eveza ukuthi unesifiso sokuba umengameli wezwe ngelinye ilanga. |
Uzime walo nyaka uzohamba nomklomelo kaR1 million ongukheshi nezinye izipho. Ozothatha indawo yesibili uzohamba nemali engu-R250 000 bese kuthi bonke abangu-16 bathole uR25 000. |
UZimhlophe Mawaba (20) obezoqala unyaka wesibili eDurban Commercial College, ngoLwesihlanu ugwazwe amanxeba amathathu yileli soka (21) lakhe ebesethandane nalo iminyaka engaphezulu kwemine kubuka umphakathi. |
UZimiphi kuvela ukuthi utholwe ithimba lasekuseni labezindaba ebelizongena ewile. |
UZimiphi kuvela ukuthi utholwe yithimba lasekuseni labezindaba ebelizongena ewile. |
UZimiphi uthe, akakufundelanga ukulingisa kodwa wangena ngemuva kokuhambela inhlolokhono, la uMbongeni Ngema ayefuna khona abalingisi bemidlalo |
UZimiphi ‘Zimdollar’ Biyela ubeluphethe yedwa lolu hlelo, nabantu ezinku-ndleni zokuxhu-mana bebuza ukuthi uyephi uMdonso. |
UZIMISELE ngokubamba isigqi sokuwina eqenjini lakhe uPitso Mosimane emidlalweni ezayo ayichaze njengemqoka kwezakhe. |
Uzimisele ngokubona abadlali bakhe beqhubeka nokuzinikela nasemdlalweni wePortugal enamaphuzu amathathu. |
UZIMISELE ngokududuza abangeke bawine kumaGrammy Awards usomahlaya wakuleli uTrevor Noah oqokelwe ukupha lo mcimbi ngonyaka ozayo. |
UZIMISELE ngokufongqa isigqoko acele kubaphathi bamqinisele iqembu, uSebastien Migne, oqeqesha iMarumo Gallants. |
UZIMISELE ngokuhamba ezinyathelweni zozakwabo abakhiqizwe yiStars of Africa Academy, uKabelo Dlamini (22) obukeka enekusasa eliqhakazile kwiBloemfontein Celtic esazihola phambili kwi-Absa Premiership. |
UZIMISELE ngokunikela ngengxenye yomhlaba wakhe emphakathini waseDumbe ukuze kube nobudlelwane obuhle umlimi osolwa ngokubulala izimbuzi zabantu ezingaphezulu kuka-40 ngoshevu wamagundane. |
UZIMISELE ngokuqhubeka nokwenza kahle kwiNedbank Cup ka-2018 umdlali waMaZulu uMichael Morton oseyinqobe amahlandla amathathu namaqembu ahlukene le ndebe ehamba nesheke lika-R7 million nebhonasi lokuyodlala kwiCAF Confederation Cup. |
UZIMISELE ngokuqwashisa abadlali ngobungozi bokungaziphathi kahle oyinkakha ye-Orlando Pirates, u-Edward "Magents" Motale, kulandela imibiko ngezigameko ezingezinhle ngabadlali baleli qembu. |
UZIMISELE ngokuthi ingapheli ikwaito umlingisi ophinde abe ngumculi, U-Israel Matseke Zulu, okhiphe i-albhamu entsha yalolu hlobo lomculo. |
UZIMISELE ngokuvula ihhotela eMlaza usomabhizinisi wokuqala ukuba nendawo yobumnandi esezingeni eliphezulu elokishini, uMax Mqadi. |
UZIMISELE ngokuzinza kwiBafana Bafana umdlali we-Orlando Pirates osefomini, uThembinkosi Lorch. |
Uzimisele ngokuzinza kwiSundowns futhi unezifiso ezinkulu ngokudla izicoco neqembu likaPitso “Jingles” Mosimane kodwa unezifiso ezingajwayelekile kubadlali. |
UZIMISELE ukudala amathuba omsebenzi ukuze kuthuthuke umnotho uNgqongqoshe omusha weziMali uMnuz Tito Mboweni othule isabelozimali samaphakathi nonyaka izwe lilengela kwinzikamnotho. |
UZIMISELE ukumela idolobha uMgungundlovu uNksz Nonkululeko Sithole, waseMbali, ongomunye wabangu-10 abangenele umncintiswano wonobuhle u-Miss SA Plus World 2020 /21. |
UZIMISELE ukwakhela phezu kwesisekelo esishiywe ngabaqeqeshi abamandulele uStuart Baxter, omenyezelwe izolo njengozothatha izintambo ebhentshini leKaizer Chiefs. |
UZinaro useneminyaka eyibambile emculweni njengoba aqala ngo-2003. Wake wacula eqenjini, iZinaro noMthera, elalijwayele ukuba semcimbini woKhozi FM, iNyus'iVolume. |
UZinaro uthe abantu abamxege ngoba akaziwinisanga. |
Uzincengela opaku ngathi ema$#%ni/ emaSulumeni ngokuwakhotha eng*@*a, uyoxolisa. La kithina makh*&%a kuyehlela nje, uny&*a emakhanda ethu,"kusho uNgema. NoKhabzela Mzimela uthe "Angithi izwelethu liphethwe abezizwe, uyabona nje lento kaCele yokuxolisa ohlangeni lwamaSulumane iyihlazooo." |
UZindzi ubengumuntu ongasabi ukuveza imibono yakhe. Ngonyaka odlule waxwayisa abangabuboni ububi bobandlululo ngokuthi siphelile isikhathi sabo ngoba umhlaba ngowabantu. |
UZindzi ubeyindodakazi yamagcino emadodakazini kaMandela. Ubethathwa ngabaningi njengendodakazi yesizwe sonke njjengoba akhombisa ubuqhawekazi eneminyaka ewu-16. |
UZINGQOKLOZE ngesibhamu wazibulala owesilisa okuthiwa udubule wabulala umfowabo ngephutha edakiwe, ngeSonto. |
UZINHLE GQALA waseMlaza kwa-J utshele leli phephandaba ukuthi izikhulu zePSL zizixhaphazela AmaZulu nje qha. |
UZinhle Jiyane odume ngelikaDJ Zinhle, ozalelwe eDannhauser, ulele isibili kuma-2016 Most Influential Young South African elandela uTrevor Noah. |
UZinhle Maditla (25) ubevele eNkantolo eNkulu eMiddleburg eMpumalanga ukuzolalela isigwebo sakhe ngemva kokutholwa enecala lokubulala izingane zakhe ezine uMinenhle (8), uBlessing (7), Shaniqua (4) kanye no-Ethan (owayenezinyanga ezingu-11) ngokubadlisa umuthi wamagundwane ngoDisemba 26. |
UZinhle ngenyanga edlule ushayelwe izandla abaningi enza umcimbi wokunxusa intsha ukuthi iqhele ezidakamiozweni i-#nyaope must fall. |
UZinhle olingisa indawo kaSihle, uzoqala ukubonakala kulo mdlalo namhlanje, ngo-8.30 ebusuku kuMzansi Magic 161. |
UZinhle, ongumethuli wezinhlelo emsakazweni Intokozo FM eMlaza, uthe wabona ukuthi nabesifazane bayangena khaxa kwezemidlalo ngesikhathi ebona uCarol enza umsebenzi omuhle, wase eyakhuthazeka waze wathola ithuba naye. |
UZinhle ubonakale ezithombeni eqabulana no-AKA ngesikhathi lo mrepha enandisa emcimbini i-Orchestra on the Square eGoli ngeSonto ebusuku. |
UZinhle umuntu wesifazane oqotho, ohlakaniphile futhi ongumama oqotho, mina ngaleso sikhathi ngangisemusha futhi ngiyisiphukuphuku ukukunaka lokho, kusho lo mrepha echazela u-Anele. |
UZinhle usolwa ngokuthi waxabana nomyeni wakhe uNgwenya ongusomabhizinisi baze bashayana. Kuthiwa ngesikhathi belwa, lo mlingisi waphushela uNgwenya ezitebhisini emzini wabo oyisitezi eWaterfall, lapho uNgwenya okuthiwa walimala khona kakhulu. Kuleli cala kuthiwa kunofakazi ababona ngesikhathi uNgwenya ephushelwa ezitebhisini elimala kanzima, nokwaphetha ngokuthi ayovula icala emaphoyiseni. |
UZinhle uvele enkantolo yeMantshi yasePitoli ngoLwesithathu ekuseni, lapho imantshi inqume khona ukulichitha icala yaphinde yanquma ukuthi bekungekho emthethweni ukuboshwa kwakhe. |
UZinhle wehlukana no-AKA sekubalwa izinyanga ngaphambi kokuthi kuzalwe ingane yabo uKairo Forbes. Ukhuluma kanjena nje ngeledlule u-AKA uphumele obala waveza ukuthi usazifela ngoDJ Zinhle. U-AKA uveze lokhu ngesikhathi esengxoxweni nomsakazi we-East Coast Radio, uBongani Mtolo. Ngesikhathi ekhuluma nalo msakazi u-AKA uphekwe ngebhodwe elincane ephekwa ngemibuzo ethinta ubudlelwano bakhe nowayeyisinqandamathe sakhe, igama lakhe elingadalulwanga kulolu hlelo. |
UZINIKE ithuba lokuziphindiselela ku-Alexander Zverev umdlali wethenisi wakuleli, uLloyd Harris, ngesikhathi ezibekisela indawo kuma-quarterfinal kwi-US Open. |
UZINIKELE emaphoyiseni emuva 'kokudubula' ishende lenkosikazi yakhe ebelimphelezele kuzokhulunywa udaba oluthinta izingane zabo eKranskop ngoLwesibili. |
UZINIKELE emaphoyiseni umlisa (28) waseMgungundlovu osolwa ngokuthumba ingane ayinqume ikhanda emuva kokutshela unina ukuthi uyithumbe ngoba ejezisa yena ngokugxambukela ezindabeni zakhe nobeyintombi yakhe. |
UZINIKELE emaphoyiseni umlisa osolwa ngokubulala uMnuz Mlungisi Mbewana oshone emasontweni amabili edlule edutshulwa endaweni yobumnandi eSpringfield, eThekwini. |
“Uzinikele emsebenzini wakhe futhi uyawuthanda umsebenzi wokufundisa njengoba efuna intsha iphumelele kukhona konke ekwenzayo. Uyabakhathalela abafundi ngaso sonke isikhathi uyazinikela abasize emsebenzini wesikole ahlale nabo uma kukhona la bedinga khona usizo. Uma esemsebenzini ugqoka ngendlela ehloniphekile kodwa kukhona ukuganga anakho abaningi abangakuboni akwenza kubafundi,” kuchaza isitatimende. |
UZINIKELE esiteshini samaphoyisa ngoMsombuluko ekuseni ungqongqoshe womnyango waseMpumalanga osolwa ngokuthinteka emacaleni amabili okubulala nelilodwa lokuzama ukubulala. |
UZINIKELE esiteshini samaphoyisa umculi uMandla “Mampintsha” Maphumulo ngecala lokuphula imithetho kathaqa. |
Uzinikele koKlebe ngoFebruawri 2018 wase ethweswa amacala. Icala likaMabuyakhulu lizoqala ukuqulwa ngoSepthemba 6 nonyaka eNkantolo eNkulu eThekwini, kanti kulindeleke ukuthi zishukane kuze kuyoshaya u-Okthoba 6 nonyaka lapho liyosongwa khona icala. |
“Uzinikele yena emaphoyiseni ngemuva kokuthola ukuthi uvulelwe icala. Uqhubekile wasebenzisana namaphoyisa ngesikhathi kukhona ukuhlolwa nophenyo olwenziwayo,” kusho yena. |
“Uzinikelile esiteshini samaphoyisa ePhuthaditjhaba wavela enkantolo kafushane ngemuva kwalokho. Uthole ibheyili kaR5 000 watshelwa ukuthi uzophinde avele ngoMeyi 28 enkantolo. Okwamanje sisaqhubeka nophenyo,” usho kanje. |
UZinnbauer akakufihlanga ukuthi imcasulile indlela iChiefs epake ngayo ibhasi ekubeni ibidlalela ekhaya. "Sibonile ukuthi asibukhali phambili ingakho sizame ukuphusha u" Figo" (uLinda Mntambo) noNtsiki (uNtsikelelo Nyauza), kanti noKabelo Dlamini noSiphesihle Ndlovu bazame konke okusemandleni. Kumele sikhumbule ukuthi siyinqobile imidlalo emithathu eyedlule abalandeli bajabula kakhulu. Uma ngalelo langa izinto zingahlangani isuke ingekho into ongayenza.“ |
UZinnbauer ebuzwa ukuthi ngabe kabaziboni yini sebengene ngokuphele embangweni wesicoco seligi, uthe: "Eyesicoco singaqala ukukhuluma ngayo emasontweni ezayo, sesidlulile emidlalweni yeCaf Confederation Cup neyeNedbank Cup. Ngaphandle kwalokhu, sesidlale imidlalo eminingi kunezimbangi zethu. Isibonelo nje, iSundowns iphethe emithathu esandleni. Nakuba kunjalo, ngijabule ngamaphuzu amathathu futhi asisebenzele kakhulu. Sizolwa kuze kube sekugcineni. Kuzomele sithathe umdlalo ngamunye.” |
UZinnbauer kumele abazi abadlali abadlala kahle uma beboshelwe ndawonye. Ngibona lokhu kusamhlula,” kubeka uSangweni.
“UZinnbauer ngumqeqeshi ofuna inhliziyo ngaphezu kwekhono lakho. Ungaba nalo ikhono kodwa uma inhliziyo yakho ingekho, ngeke uwine lutho. Ufuna abadlali abasebenza kanzima. Umqondo nendlela yokucabanga kufanele kube kahle. Yilokho akushintshile selokhu efikile kwi-Orlando Pirates,” kusho uPule.
UZinnbauer ube esephuma iqhubu noLorch emncoma ngokungena enze izimanga enkundleni.
UZinnbauer ubekade esizwa nguFadlu Davids kuphela kusukela kwahamba uRhulani Mokwena. Ithimba labaqeqeshi leZimnyama lijoyinwe nanguSjoerd Woundenberg waseNetherlands ongumqeqeshi wonozinti obekwiCape Town City.
UZinnbauer ubekhuluma ngesikhathi kwethulwa ngokusemthethweni iCarling Black Label Cup, emcimbini obuseFocus Room, eGauteng izolo. Lo mqhudelwano onika abalandeli ithuba lokuziqokela abadlali abazodlala, uzoba ngoJulayi 31, ngo-8 ebusuku enkundleni esazomenyezelwa.
UZinnbauer ubonge abaphathi bePirates ngokusayinisa abadlali bezinga eliphezulu.
UZinnbauer ubongele uPule ngokushaya amagoli abanqobe ngawo. Akamshiyanga noThabiso Pepe" Sesane ngokuba nomdlalo omuhle. |
UZinnbauer uhambe emuva kokuphuma kweZimnyama kuma-quaterfinal eMNT ikhishwa ngomkhaya, iSwallows FC. Nokho kumqoka ukubalula ukuthi iwini yokuqala kwiligi iyibambe kuyo iSwallows ngeledlule, kubuywa ekhefini lemidlalo yeFederation of International Football Assoiciation. |
UZinnbauer uhambe ngemuva kokuphuma kweBucs kwiMTN 8. UNcikazi noDavids sebehole iqembu emidlalweni emithathu yeligi, badlale kabili ngokulingana, banqoba kodlule behlula iSwallows ngo-1-0. NgoMgqibelo bazobhekana neChippa United eNelson Mandela Bay Stadium ngo-3 ntambama. |
UZinnbauer ukhale ngokuthi ukulinyalelwa abadlali kumlahlekisele ngenqwaba yamaphuzu. |
UZinnbauer uphinde wayichitha eyesicoco seligi. "Sibheka umdlalo ngamunye. Sidlale kahle futhi bekusifanele ukuwina. Kodwa sikude kakhulu. Sidinga inqwaba yamaphuzu ukuze sikhulume indaba yeligi. Uma kwenzeka, sizokwamukela. Sizoyilwela iligi. Kodwa sithatha umdlalo ngamunye. Umdlalo olandelayo ubalulekile kithina," kusho uZinnbauer. |
UZinnbauer uphonsele inselelo abadlali bakhe ngokuthi abakwenze abahlala bekusho ukuthi bafuna ukuwina izindebe kwiPirates. |
UZinnbauer, usale uxakekile ngomehluko omkhulu okhonjiswe yezakhe zibhekene neLamontville Golden Arrows, ekubeni ngempelasonto kade zihambela phezulu ngokwehlula abakhaya iChiefs. |
UZinnbauer usehlale ebhentshini lePirates emidlalweni engu-50. Emidlalweni engu-11 yakamuva, usewine eyisishiyagalolunye. Nokho ulindele inselelo kuGavin Hunt opheka iChiefs |
UZinnbauer uthe kubalulekile ukuthi baqede ngenothi eliphezulu imidlalo yabo yeligi, wathi nethuba lokudlala e-Afrika lisekhona. |
UZinnbauer uthe kufanele bagxilise imiqondo yabo emdlalweni ophambi kwabo. "Kufanele sigxile emdlalweni neCity, bese siyalinda umdlalo olandelayo. Emuva kwalokho sizobheka iNedbank. Kodwa siqala ngeligi, silandelise ngeCaf. Sesidlale imidlalo eminingi futhi miningi ezayo," kusho uZinnbauer. |
UZinnbauer uthe okubalulekile kwezakhe emidlalweni esele ukuthi alungiselele isizini entsha ka-2020/2021. |
UZinnbauer uthe okunye okuphazamisa izinhlelo zakhe wukucinana kwemidlalo. Baya emdlalweni elandelayo bengakalulami ngokuphelele abanye abadlali bakhe. |
UZinnbauer uthe uHlatshwayo, ongukaputeni weBafana Bafana, ubengayedwa ephutheni elenzeke koweSundowns. |
UZinnbauer uthe ukuba neqembu elakhiwe yizinsephe kwenza abe maningi amathuba okuthi bakuphinde abakwenze eMabhida. |
UZinnbauer uzobe eyisibukeli kwazise izintambo zokuqeqesha iqembu zizobe zibanjwe nguRorisang Matea wasePitoli oqokwe njengeChampion Coach yeZimnyama. Iqembu elizoqala umdlalo liqokwe ngabalandeli. |
UZinnbauer uzwakalise ukungajabuli ngokuhluleka kwezakhe ukusebenzisa ngendlela inqwaba yamathuba eziwatholile emdlalweni wangoLwesibili. |
UZinnbauer wasayina ngo-2019 inkontileka yeminyaka emithathu kwiPirates. Uvumile lo mqeqeshi odabuka eGermany, ukuthi ukuqeda endaweni yesithathu akwanele eqenjini elifana nePirates kodwa wazithethelela ngokuthi bekunebhadi elingajwayelekile lokulinyalelwa abagadli. Ngaphandle kokuthola indawo yesithathu, iPiratesi inqobe indebe yeMTN 8 kule sizini. |
UZinzi uthe okwamanje usamile ukuqopha futhi akanaso isiqiniseko ukuthi uzoqala nini futhi. |
UZINZI Zungu obelingisa indawo kaMaDlamini, oyinkosikazi yommeli uBheki Zulu (Luthuli Dlamini) akazi ngekusasa lakhe emdlalweni Uzalo asamile ukuqopha kulo. |
“Uzinzo alukho, akukwazi ukuthi kungamiswa izikhulu ezingaka. Abantu bamiselwa izinto ezithinta amathenda nokuthi ubani ozothola muphi umsebenzi nayiphi imali,” kusho uThompson. |
“Uzinzo lukhona kumasipala. Izikhulu nabaholi bakamasipala bayasebenza ngokukhululeka.” |
“UZinzo lwenze ukuthi ngikhule ebhizinisini lezolimi futhi ngifunde kozakwethu esisungule nabo le nkampani. Ngiyilungu lebhodi lale nkampani nomnikazi wamasheya kanjalo nomsebenzi ngakho bekumele ngifunde ngokushesha ukuze ngazi ngemithetho elawula izinkampani ezinjengalezi. Ngifunde nokuthi uma kunemihlangano nami kumele ngibeke umbono ophusile okhombisa ukuthi ngiyazi ukuthi ngikhuluma ngani. Ngafunda nokuthi uma ungumholi yini okumele uyenze,” kusho yena. |
Subsets and Splits
No saved queries yet
Save your SQL queries to embed, download, and access them later. Queries will appear here once saved.