input
stringlengths 1
130k
⌀ |
---|
UZikalala ukhuluma kanje, kwezinye izindawo abasebenzi balolu hlelo bathwale kanzima besasazelwa ngezinja ngabantu abebengafuni bangene ezindlini ngoba bezwe ezinkundleni zokuxhumana kuthiwa bazothelelwa ngegciwane. |
UZikalala ukhuluma kanjena nje, kuzokhumbuleka ukuthi ongoti bezempilo bathi leli gciwane liba mandla uma kumakhaza. |
UZikalala ukhulume kanje eCity Hall ngoLwesine ebusuku emuva kokuthi ngesonto eledlule oKlebe bengene esithabathabeni somuzi kaNkk Zandile Gumede eNanda nasemizini yosomabhizinisi abasolwa naye enkohlakalweni yethenda. |
UZikalala ukhuze indlakadla yamaphoyisa asuke eqaphe imibhikisho yomphakathi ikakhulukazi uma abantu bengahlomile. |
UZikalala ukhwele wadilika kwi-DA kulo masipala. |
UZikalala ukusho lokhu emva kwesimemezelo sokuthi kuzobamba iNdlovukazi Mantfombi Dlamini Zulu, kwesobukhosi baKwaZulu. |
UZikalala ukusho lokhu izolo ngesikhathi evula isibhedlela sikaR232 million esibhekela abaneCovid-19 esingaphakathi emagcekeni esibhedlela iClairwood, eMobeni, eThekwini. |
UZikalala ukusho lokhu ngesikhathi ekhuluma esithangamini sabezindaba izolo. |
UZikalala ukusho lokhu ngesikhathi evakashele erenki yamatekisi eNanda eThekwini kunomkhankaso wokuqwashisa ngesihlava sokuhlukunyezwa nokubulawa kwabantu besifazane, njengoba izolo bekuphethwa inyanga yabesifazane. |
UZikalala ukusho lokhu ngesikhathi kunomgubho woSuku lweNkululeko obuhlelwe wuhulumeni wesifundazwe, oHlange eNanda. |
UZikalala ukuvumile ukuthi imbangela yezibhelu idalwe yizimpi zangaphakathi kwi-ANC. Ukugxekile ukubhikisha okunodlame, wathi bazobhekana nengalo yomthetho labo abaqhuba lezi zenzo. |
UZikalala umemezele isigungu songqongqoshe ngesonto eledlule nalapho kubonakale ongqongqoshe abasha abangakaze babe kuhulumeni. |
UZikalala uncome iqhaza elibanjwe uMdlalose ekuletheni ukuthula esifundazweni. |
UZikalala uncome uKhuzani ngokuqhubeka eqhakambisa umculo wesintu. |
UZikalala unconywe nangokubhelelela intsha njengoba yayifune amaphesenti angu-40 kuhulumeni okumeleleka. |
UZikalala, uNgqongqoshe wezokuPhepha nokuThutha KwaZulu-Natal, uMnuz Bheki Ntuli, nezinye izikhulu izolo benze izivimbamgwaqo eNanda lapho kuboshwe khona abantu abawu-14. |
UZikalala, uNgqongqoshe wezokuThutha, ukuPhepha nokuXhumana koMphakathi, uMnuz Bheki Ntuli, nowezokuThuthukiswa koMnotho, ezokuVakasha nokoNgiwa kweMvelo, uMnuz Ravi Pillay, baqale bahambela izindawo zokungcebeleka uFlorida Road ngoLwesine ebusuku bebheka ukuthi ziyayilandela imigomo yomvalelandlini. |
* UZikalala ungummeli ozimele noMqondisi kwaZikalala Attorneys. |
UZikalala unxenxe amaphoyisa ukuba abophe ngokushesha abenze lesi senzo esihlasimulisayo. |
UZikalala unxenxe le miphakahi emibili ukuba ibumbane futhi ithelelane amanzi kwazise kukhona asebeboshiwe bathweswa amacala athinta izibhelu zasePhoenix. |
UZikalala unxuse abaholi ukuba balandele ezinyathelweni zikaMandela owayeqhakambisa imfundo njengesikhali esiphambili. |
UZikalala unxuse abantu ukuthi balalele okushiwo ososayensi nohulumeni. |
UZikalala unxuse abebehambele umgcwabo ukuba bahloniphe impilo kaNksz Mkhulisi, ngokuthi beqhubeke nokulwa nokusabalala kobhubhane. UNksz Mkhulisi ubehamba phambili emizameni yokunqanda iCorona komasipala abangaphansi kwesifunda, iKing Cetshwayo. |
UZikalala unxuse izakhamuzi zesifundazwe ukuthi zenzele uNgubane, ziyeke ukutapa nokucekela phansi impahla. |
UZikalala unxuse izitshudeni ukuthi zingashisi impahla, kuxoxwe ngezinkinga. |
UZikalala unxuse ukuba lezi zigameko zibikwe eMnyangweni wezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu, ukuze zizophenywa. |
UZikalala unxuse umphakathi ukuthi uzilalele izexwayiso ezenziwayo mayelana nesimo sezulu. |
UZikalala uphawula kanje vele kuhlukene imibono emphakathini ngabantu abanikelayo. Abanye bathi iningi labo likwenza lokhu hhayi ngoba lisiza kodwa ngoba lisuke lifuna ukubukwa. |
UZikalala uphike lokhu emuva kokusabalala komqulu ezinkundleni zokuxhuma oveza usuku okuzovunyelwa ngalo ukuqala kokuhlangana kwabamasonto. |
UZikalala uphinde wabonga abakulesi sifundazwe ngokwamukela izivakashi ngezandla ezifudumele nokwenza isiqiniseko sokuthi ziyakujabulela ukuba kulesi sifundazwe esidume ngemfudumalo. |
UZikalala uphinde wagxeka abantu ababonakale beshaya itoyitoyi, befuna izikhiye zamahhovisi omasipala abashintshe izandla njengoba kade kunokhetho lohulumeni basekhaya. |
UZikalala uphinde wakhumbuza abantu ukuthi njengamanje iNdlunkulu isazilile, wanxusa abantu ukuba bayinike ithuba elanele lokuzila. |
UZikalala uphinde wakugcizelela ahlale ekusho, ukuthi iTheku kuseyilona elihamba phambili ngokusuleleka kwabantu ngeCovid-19, lilandelwe yiLembe. |
UZikalala uphinde wamemezela ukuthi kunezinhlelo zokuthuthukisa nokwakha kabusha iMzingezwi Secondary, okuyisikole afunda kuso. |
UZikalala uphinde wancoma igalelo likaMdlalose ekuthuthukiseni isifundazwe. |
UZikalala uphinde wanxusa abantu bakuleli ukuthi basebenzisane ukuzama ukwakha kabusha lesi sifundazwe esikhahlanyezwe yilezi zibhelu. |
UZikalala uphinde waqinisekisa izakhamuzi zakulesi sifundazwe ukuthi izwe angeke linyuselwe esigabeni esinemibandela eqinile yomvalelandlini. |
UZikalala uphinde wazwakalisa ukukhathazeka ngokwenyuka kwenani labantu abahaqwa wubhubhane iCorona KwaZulu-Natal. |
UZikalala uphinde wethula amalungu esikhwama sakhe okungoSolwazi Thokozani Nzimakwe, Khanyisile Kweyama, Nobuhle Nkabane, Jaco Pienaar, Kwazi Mshengu, Ntokozo Zungu noThulani Mpanza ongumphathi waso. |
UZikalala, uqale inkulumo yakhe ngokufisela bonke omama e-Afrika usuku oluhle noluphephile. |
UZikalala uqale ngokuhambela umndeni wakwaNzimande eMawotana lapho kubulawe khona uThulasizwe Nzimande (15) naye okuthiwa wadubuleka kuzo lezi zibhelu ngoMsombuluko. |
UZikalala uqhubeke nenkulumo kaMchunu isimo simuncu abantu abaningi imimoya yabo isiphansi. |
UZikalala uqhube wathi yize siphezulu isibalo sabahaqekile likhona ithemba njengoba kubantu abangu-1 498 abanaleli gciwane abangu-806 sebeluleme. Bangu-45 abantu ababulawe yileli gciwane kulesi sifundazwe. |
UZikalala usanda kubiza umhlangano ehhovisini eliseMgungundlovu nezikhulu eziphezulu kulomnyango. Kulomhlangano uZikalala umemezele ukuthi uKhanyile uzojutshwa kwesinye isikhundla lapho ezoba yisikhulu esiphezulu kwi-AgriBusiness Development Agency kulesi sifundazwe. |
UZikalala usethulele umbiko. Asikahlali njengeNdlunkulu ukuxoxa, kepha khona sizohlangana maduze. |
UZikalala usho kanje ngesikhathi ethula inkulumo yakhe ehambisana nosuku lwabesifazane ngeSonto. |
UZikalala usho lokhu izolo ngesikhathi kwethulwa imiphumela kuklonyeliswa abafundi abenze kahle ku-matric emcimbini obuse-ICC, eThekwini. Uthe isikhalo sivezwe yiSilo uZwelithini kaBhekuzulu ocele ukuthi lufakelwe izibuko udaba ngoba aluzwakali kahle. |
UZikalala usho lokhu ngesikhathi ekhuluma nezintatheli echaza ngesimo sesifundazwe mayelana nokulawulwa kokusabalala kwaleli gciwane eThekwini. |
UZikalala usho lokhu ngesikhathi ethula umbiko wakamuva ngesimo seCovid-19 esifundazweni namhlanje . |
UZikalala uthe abakhankaseli ukukhala ngaphansi kodwa bazowina ngoba bakhankasa kuyona yonke indawo |
UZikalala uthe abangu-8 balo masipala bangase bakhiswe ngaphansi kweso lomlawuli ekupheleni kwenyanga, kepha kuzoncika ekutheni sebekwazile yini ukushintsha isimo sabo. |
UZikalala uthe abasebenzi bangaphandle babafice bevalelwe egunjini elicinene. |
UZikalala uthe amalungiselelo okuhola abenziwe kahle, abahola impesheni bebenikezwa uketshezi olubulala amagciwane. |
UZikalala uthe amasosha avele aseqalile ukufika kulesifundazwe. |
UZikalala uthe amava kaNkk Dube-Ncube babone engasebenza kahle emnyangweni asewuhola, kanjalo nakaPillay abonakale engasiza emnyangweni wakhe omusha. |
UZikalala uthe bafuqa umkhankaso wokuhlolwa kwabantu futhi baqinisekise ukuthi abekho abasha abathelelekayo. |
UZikalala uthe bakhahazekile ngokwenyuka kwezibalo zabangenwa yiCovid-19 eKing Cetshwayo, Harry Gwala nasoThukela lapho kuthokalale abantu abangaphezu kuka-50% abangenwe yilesi sifo ngeledlule. |
UZikalala uthe bakhathazekile ngezikhalo ezingena nsuku zonke ngokuphathwa kwalo masipala. |
UZikalala uthe bakubeke eqhulwini ukuqinisekisa ukuthi bonke abantu bathola amanzi kuzona zonke izindawo. |
UZikalala uthe bakwenza lokhu besebenzisa i-Operation Khawuleza okuwuhlelo lokunika abantu intuthuko ngokushesha. |
UZikalala uthe baneme ngempendulo abayitholayo njengoba kunezingxoxo zokuba kuphinde kuvulwe umzila wamabhanoyi wakwaSAA ovaliwe eThekwini. |
UZikalala uthe bangaphezulu kuka-3 000 ababefake izicelo emkhakheni ehlukene njengoba bexhase amabhizinisi avele esesebenza. |
UZikalala uthe bangu-130 abantu abafe ezingozini zomgwaqo phakathi kukaDisemba 1 no 19, kanti bangu- 159 abashona ngesikhathi esifanayo ngo-2019. |
UZikalala uthe bangu-187 abantu asebeboshiwe kusukela kuqale lezibhelu eziqale ngesonto eledlule kulandela ukuzinikela kukaZuma emaphoyiseni. |
UZikalala uthe baqale ukubikelwa ngodaba lukamufi ngeSonto, baphuthuma nemizamo yokungenelela. Uthe udaba selufike ngisho kuMengameli Cyril Ramaphosa, benza yonke imizamo yokubuyisa isidumbu sikamufi. Ngokwemibiko kuvele ukuthi kuhlelwa ukuthi isidumbu sakhe silothiswe namuhla eBahamas kanti umndeni awuhambisani nalezo zinhlelo. |
UZikalala uthe bathathe igxathu elibalulekile lokuqinisa ubudlelwane nebhange eligxile ekuthuthukisweni kokuhwebelana kwamazwe ase-Afrika. Wathi ibhange likhangisa imikhiqizo, lifake imali ezintweni ezihambisana nokukhiqiza e-Afrika, ngenhloso yokuhwebelana namazwe akuleli zwekazi. |
UZikalala uthe bathole ukuthi sekunenhlese yepolitiki kulolu daba. |
UZikalala uthe bavumelane nabefundisi ukuthi ngoLwesine abantu kumele bakhulekele leli gciwane nabantu abasekhaleni lokwelashwa kwalo. |
UZikalala uthe bawu-27 abasengcupheni yokushona kwabawu-100 000 abangenwa yiCovid-19 okusho ukuthi amathuba okushona ami ku-2%. |
UZikalala uthe bayaxoxisana noNgqongqoshe wamaBhizinisi kaHulumeni ngalesi sinqumo. |
UZikalala uthe bazonikela ngamathangi amanzi emiphakathini engenawo. |
UZikalala uthe bazophinde bayibheke nendaba yamaholo abasebenzi. |
UZikalala uthe bazoqinisa uhlelo lokuthi kuhlonzwe abokufika abakuleli ngokungemthetho, njengoba eminye yemibhikisho kungeyokukhala ngokuthi abokufika bathathela abakuleli amathuba emisebenzi namathuba omnotho. |
UZikalala uthe bazoqinisekisa ukuthi bazama zonke izindlela ukuthi abatshalimali bayaqhubeka nokwethemba isifundazwe. |
UZikalala uthe bazothumela izazi zezokuphathwa kwezezimali ukuze balekelele labo masipala ukulungisa isimo sabo sezezimali. |
UZikalala uthe bazozama ukuhlanganisa amasu okudala ukuthula embonini yamatekisi. |
UZikalala uthe bonke abantu mababambe iqhaza ekulekeleleni ukulwa neCorona bangadicileli phansi isithunzi sabanye abantu. |
UZikalala uthe bonke omasipala kumele babe nazo izindawo zokugcina umlando oyigugu. |
UZikalala uthe cishe bangu-478, abasebenzi bezempilo abaneCorona, wengeza ngokuthi bangu-457 abasebenzi bakahulumeni eminyangweni ehlukene abanegciwane. |
UZikalala uthe emuva kokuthola izikhalo kubantu besola izitolo ngokudayisa ukudla okonakele, uqoke ukuhambela izitolo ezehlukene ayobheka ukuthi zidayisa ukudla okusesimeni esifanele yini. |
UZikalala uthe enye yezinto abazogxila kuzo wukuqinisekisa ukuthi omasipala baqhamuka namaqhinga okuphucula indlela abahambisa ngayo izidingo kubantu. |
UZikalala uthe ezikoleni ezingu-6 148 eziKwaZulu-Natal, ezingu-6 044 sezihlinzekiwe ngezinsiza ezizovikela izingane ekuthelelekeni ngeCorona, wagcizelela ukuthi belulekwe ngabezempilo. Zingu-104 ezingeke zivulwe namhlanje ngenxa yokungahlangabezani nemigomo yokulwa neCorona. |
UZikalala uthe ezikoleni eziwu-104 okwakuthiwe azikulungele ukuvula sezilungiswe cishe zonke sekusele eziwu-46. |
UZikalala uthe ingu-7 500 imibhede elungiselelwe abanaleli gciwane okukhona kuyo engu-1 870 ezobhekelela ukwehlukaniswa kwabantu, engu-5164 yasebehaqekile, engu-143 yasemagunjini abagula kakhulu nengu-83 yababhekelele abadinga ukunakekelwa okuphezulu. |
UZikalala uthe inhloso yomhlangano bekungukuyoqinisa ubudlelwano phakathi kwehhovisi lakhe nendlunkulu. |
UZikalala uthe iningi labashonile, ilahlekelwe imiphefumulo ngesikhathi kusuka isibhudubhudu abantu bezitapela izimpahla ezitolo ezahlukene. |
UZikalala uthe iNingizimu Afrika ihwebelana kakhulu neChina futhi iningi impahla esuka kuleli iye eChina nesuka eChina ize kuleli. |
UZikalala uthe inkampani yakwaSanral ibambisene noMnyango wezokuThutha bazokwenza isigcinamagugu ezintabeni zaseSandlwana. |
UZikalala uthe intuthuko yemboni yakwaPepkor izodala amathuba omsebenzi awu-2 200, kanti kuyimanje eKeystone Business Park kuqashwe abantu abawu-5 600. |
UZikalala uthe iRoyal Trust izokwenza umsebenzi wokuvuselela izigodlo eziyisishiyagalombili zeSilo. |
UZikalala uthe isenzo samaphoyisa sokuphelezelwa ngabezindaba, sibukela phansi ngisho ubuholi be-ANC. |
UZikalala uthe isifundazwe sinemibhede engu-16 401 ehlelelwe ukulalisa abagulayo engu-3000 ehlelelwe ukulalisa abazigcine ngabodwana. |
UZikalala uthe isikole silungiswe ngoR100 million, ukulungiswa kwaso kwenziwe ngokubambisana nabantu ababefunda kusona phambilini. |
UZikalala uthe isinqumo sokushintsha ongqongqoshe, sesekelwa ubuholi be-ANC KwaZulu-Natal. |
UZikalala uthe isiteshi saseHammarsdale singesinye abakhathazekile ngaso KwaZulu-Natal, kuhlanganisa esaseNanda, eMlaza, ePlessislaer nezinye. |
UZikalala uthe ithimba laseChina belibheka ingqalasizinda nezinhlelo zomnotho zaKwaZulu-Natal. |
UZikalala uthe ithimba le-EFF, elaliholwa umholi weqembu uMnuz Julius Malema, lalingayile ukuyokweseka uZuma, kepha lalizidlalela ipolitiki. |
UZikalala uthe ithimba lizothulwa kwaShembe maduzane ukuze kulungiswe udaba. |
UZikalala uthe izibalo zabahaqwa yileli gciwane esontweni lesithathu likaJanuwari bezingu-22 608, ngelesine zehle ngo-51% njengoba zibe ngu-11 099. |
UZikalala uthe izibalo zabangeniswa ezibhedlela behaqekile nazo zenyukile. |
Subsets and Splits
No saved queries yet
Save your SQL queries to embed, download, and access them later. Queries will appear here once saved.