input
stringlengths 1
130k
⌀ |
---|
Uyise kaNksz Muthwa, uMnuz Martin Muthwa ekhuluma nezintatheli ngaphandle kwenkantolo, uthe umsolwa wakhombisa unya olwesabekayo ngakho akafanele ukuba semphakathini. |
Uyise kaNksz Phakathi, uMnuz Malusi Phakathi, utshele iphephandaba eliwuzakwabo weSolezwe, iSunday Tribune ukuthi bagcina ukubona indodakazi yakhe ngelanga lesigameko. |
UYISE kaNksz Zinhle Muthwa, uMnuz Martin Muthwa, ekhuluma nezintatheli ngemuva kokuvela enkantolo kwephoyisa uConstable Ndumiso Khumalo ngokubulawa kwendodakazi yakhe izolo. Isithombe: BONGANI MBATHA, AFRICAN NEWS AGENCY (ANA) |
Uyise kaNksz Zwane, uMnuz Thokozani Zwane ekhuluma neSolezwe eKwaNongoma uthe bengumndeni basashaqekile ngesigameko njengoba bengalazi nesoka. |
Uyise kaNsindiso, uMnuz Hitler Chibase, naye udidekile ngokuzikhunga kwendodana yakhe ngoba ayikaze ibatshele ukuthi kukhona okuyiphethe kabi. |
Uyise kaNtombenhle, uZumah Majola odlulise umyalezo ngomngani wakhe uBiyela enkonzweni yomngcwabo wendodakazi yakhe, uthe uNtombenhle ubehlala ematasa kakhulu futhi ubeze angabi naso ngisho isikhathi somndeni. |
Uyise kaNtombifuthi yingqalabutho eyazakhela igama emsakazweni wesiZulu uKhozi FM, uBongani “Kansas City” Mchunu. |
Uyise ka-Olwethu, uMnuz Emmanuel Edwards (51) uthe unina wendodana yakhe wathola ucingo luvela esikoleni, lumazisa ukuthi indodana yabo isiphuthunyiswe emtholampilo. |
Uyise kaPhumlani, uMnuz Mxolisi Simelane uthe ugqemeke engeqiwa ntwala ngokubulawa kwendodana yakhe ngesihluku. Usole uMamba ngokufa kukaPhumlani enkingeni. |
UYISE kaSbahle Mpisane, uSbu, uthe indodakazi yakhe isanyangwa ngodokotela esibhedlela ukuze ibuyele esimeni sayo. |
Uyise kaSbahle, uSbu Mpisane, uthe indodakazi iyalulama esibhedlela eSt Augustine. |
Uyise kaSboniso, uMnuz Sandile Zwane, uthe bebeke bababone abafana bedlala lo mdlalo babakhuze kodwa kube nhlanga zimuka nomoya. |
Uyise kaSenzo unqotshwe wukugula obekunesikhathi kumhlabile okukholakala ukuthi kuhambisana neminjunju yokufa kwendodana. Ubedume ngelikaSam. Waqala wahlaselwa yisifo sohlangothi wagula kusukela lapho. |
Uyise kaSibongakonke, uMnuz Mfundo Cele uthe abatakuli bazamile ebusuku ngoLwesibili ukuthungatha isidumbu sendodana yakhe kodwa abazange basithole, baphinda baqhubeka nomsebenzi wokufuna ngezintatha zayizolo kodwa kuze kwashona ilanga singakatholakali. |
UYISE kaSibusiso uMnuz Nelson Khwinana noNdunankulu waseGauteng uMnuz David Makhura. Isithombe: Virgilatte Gwangwa |
Uyise kaSiyacela, uMbhishobhi Mthandeni Dlamuka (59) webandla iCorinthians Apostolic Church in Zion obezwakala ejabule ukuqinisekisile ukuthi ziyawushaya endodaneni yakhe. |
Uyise kaSiyacela uthe simdumazile kakhulu isenzo sendodana yakhe sokuyeka isikole kulandela ukushadelwa. |
Uyise kaThabile, uMnuz Tswalopele Molebale (53) waseHammarsdale utshele leli phephandaba ukuthi noma engahlali nendodakazi yakhe kodwa basondelene kakhulu. |
Uyise kaVela uMnuz Bhekinkosi Fakude uthe basanethemba lokuthi isidumbu sendodana yakhe bazogcina besitholile. |
Uyise kaVela, uMnuz Bhekinkosi Fakude, uthe bavuka kuseluvivi ukuyocinga isidumbu sendodana yakhe kusuka ngoLwesibili kodwa kuze kube manje asikatholwa. |
Uyise kaYoliswa, uMnuz Venda Sibiya obengahlali naye, uthe ukhathazeke kakhulu ngokulahleka kwendodakazi yakhe. |
Uyise kaZipho, uMnuz Jabulani Khuzwayo, uthe bashaqekile bewumndeni namanje abakholwa ukuthi izingane zimbozwe yisihlabathi. Ubuze ukuthi kungani ibalekile indoda uma kunjengoba ichaza okwenzekile. |
Uyisemkhulu kamufi uMnuz Jackson Mngomezulu uthe badidekile ngokwenziwe wumzukulu njengoba yena ebengenalo nolwazi ukuthi uzithwele. |
Uyisemkhulu wenkosi uMnuz Xolisaliphi Mncube uthe ukubulawa kwayo ngale ndlela kuyadida ngoba bekungakaze kube khona mbango wesihlalo sobukhosi, umndeni wonke wayemukela kahle ngesikhathi igcotshwa ngo-2014. |
Uyisemkhulu womufi obuye abe yikhansela, uMnuz Thokozani Dubazana, uthe umzukulu wakhe waduka elibangise eHarrismith. Kwathi uma kubikwa ukuthi akafikanga kwaphunywa inqina ebhekwa okwathatha inyanga yonke waze watholwa amalungu omphakathi ngoDisemba ngasegaraji likaphethiloli isidumbu sakhe sesiqala ukonakala. |
Uyise nonina uthe bashadile bahlala eMount Ayliff. |
Uyise obeyiNazaretha uthe ubuye sebebadala, ushone nyakenye, abazange bahlale naye kakhulu. |
“Uyise obonile ngoba ingane ibihamba naye. Ngifike izimbambo zengane zigayekile njengoba ubona nje. Ngase ngimbuza umshayeli ukuthi kwenzekeni wathi ubone ingane isisemgwaqweni,” kuchaza uDlomo. |
Uyise omdala kamsolwa uMnuz Zifo Ntimbane oveze ukuthi ubizwe yinduna emuva kokuthi sekwenzeke isigameko uthe umsolwa ubevame ukumsabisa unina abuye amsole nangokuthakatha. |
Uyise omdala kamufi, uMnuz Joseph Sibaya, bekunzima nokuthi akhulume, ekhala ngokuthi usathunukala amanxeba futhi uphithene ikhanda. |
Uyise omdala uSiyabonga uthe ube nanhlanhla yokuthi kunano saziwayo futhi abangomama abanesineke nothando lwezingane asekwazi ukusondelana nabo. UDudu Lady D Khoza ungomunye wabo laba osaziwayo njengoba eke wanikeza u-Ibanathi ithuba lokuba yingxenye yohlelo lweWhite Star. "Wazinikeza isikhathi wamcinja ngendlela yokuphatha uhlelo nokwenza. Ngenhlanhla yokuthi vele akayona ingane inamahloni futhi uyakwazi ukuba phambi kwabantu wakwazi ukudlala indima yakhe,"kusho uSiyabonga. U-Ibanathi usekhangisela noNIDO namavideo akhe elingisela abaculi ashaya imillion nangaphezulu kuTik Tok. Isikhathi esiningi ukhonze ukuhlala nodadewabo kayise u-Amanda nogogo wakhe. |
Uyise omncane kaKhoza, uMnuz Thulani Mnyandu, uthe indodana yakhe yafika ihamba nabangani bayo befikela kwamakhelwane lapho kwakunomcimbi khona. |
Uyise omncane kaMpendulo, uMnuz Sboniso Shoba uthe kubahlukumeze kakhulu ukusha kwendodana kamfowabo ngoba ibisajabulela ukungena esikoleni. |
Uyise omncane kamufi, uMnuz Bongani Mathula, uthe bahlukumezekile njengoba umufi oshone emuva kokugula, befike kukhekhelezwe inyama esiphongweni sakhe esikiwe nasesiphundu kukhona izicubu ebezingekho. |
Uyise omncane kamufi uMnuz Sibusiso Nyawuza uthe indodana yakhe ibixinwe yisisu yaphelelwa amandla phakathi nojantshi kanti kuzoqhamuka isitimela. |
Uyise omncane kaNoxolo uMnuz Zabalaza Makhanya, uthe bethuke boma, beshayelwa ucingo kuthiwa usebulewe esokeni ngoba bebengalazi kwalelo soka. |
Uyise omncane, uMnuz Mziwenkosi Ngubane, uthe badidekile ukuthi kwenzekeni njengoba bezwe amahemuhemu okuthi umufi wayekade esePhola Park, eKranskop, wabe esethathwa yileli phoyisa ngenkani, kuyaba utholakala esedutshuliwe. |
“Uyise ubengakwazi ukuyibekela imali yokufunda noma ayifake ezikoleni ezingcono ngoba kufuneka isitifiketi engenaso ngoba mina anginawo umazisi. Lo mthetho ungilibazise iminyaka engaphezu kwengu-10. Le nto yangihlukumeza kwala noma ngichaza ukuthi uyise wengane uyangilobola ngabe siyashada ngivinjwe wukuthi anginawo umazisi, kuthiwe umthetho awukuvumi lokho,” kusho yena. |
UYISE uhilele amadodakazi akhe amabili wase esezilengisa naye emuva kwengxabano yasekhaya ePolokwane, eLimpopo, ngoMgqibelo ebusuku. |
-Uyise uma esefisa ibize isibongo sayo engasathandani nonina, uzoyihlawula akhiphe izinkomo ezintathu noma ezine ngokuvumelana nomndeni wakomalume wengane. |
Uyise uMenzi Mcunu udadewabo uZonke Nkabinde nabo bazophinde bavele kulolu hlelo. |
Uyise, uMnuz Elphas Dlamini, uthe bayalijabulela ithuba elitholwe yindodakazi yabo. |
Uyise, uMnuz Joseph Cele, uthe indodana yakhe idutshulwe ingena esangweni ngemoto baphuma namadodakazi akhe nonina bethuswa ukuqhuma kwesibhamu. Babone abantu abathathu egcekeni. |
Uyise uMnuz Mandla Chamane uthe nakuba emazi ukuthi uhlakaniphile uKwazi kodwa ubengalindele ukuthi aphume phambili. |
Uyise, uMnuz Mgqashule Mvelase, uthe indodakazi yakhe yahamba ekhaya igqoke umfaniswano wesikole, yathi iyobhala izivivinyo zayo, yangabuya ekhaya. Waqale wazitshela ukuthi isezihlotsheni zakhe. |
Uyise uMnuz Musa Madondo naye uneziqu ezifanayo nezendodakazi yakhe kanti nonina uNkk Bongi Madondo umatasa nokuphothula ezakhe maduze. |
Uyise uMnuz Richard Sikhakhane, uthe indodana yakhe ebinezindawo zokufundisa ukushayela iLindani Driving School, ibisibambeke isikhathi |
Uyise, uMnuz Sipho Ndlovu, uthe waze wakhononda kuthishanhloko ngokuthi ingane yakhe ibisifunda ngendlela exakile. |
Uyise uMnuz Sjula Mbambo uthi indodana yakhe ibuye ngoba ibizwe nguye efuna ukuthi iyobhalisela ukubhala izifundo ebeyizifeyilile ngo-2017. “Bekumele ngabe wabhala nyakenye kodwa wathi akasathandi ukufunda. Ngimbize ngoba ngibona uzogcina engasaqhubekanga nokufunda. Lapho kade esebenza khona kuthiwa wathi uzofika ekhaya ashiye isikhwama aye kwagogo wakhe eMlaza. Ngokwazi kwami akekho ugogo wakhe ohlala kule ndawo, yizingane zikamfowethu ezihlala khona kodwa nakuzona akafikanga." |
Uyise uMnuz Vuyani Phungula kuthiwa uzwe ngandlebenye ukuthi indodakazi yakhe isibuyile, wayilanda ngendlovu yangena kulowo makhelwane. |
Uyise ungumfundisi e-Assemblies of God futhi ungumnikazi wendawo yokulala izivakashi, iPhindokuhle B&B. Nguyena omdala kubo, alanywe ngudadewabo uSenamile owenza unyaka wokugcina eNyuvesi yaseFree State, uNtobeko owenza unyaka wesibili kwiMedical Sciences eNyuvesi yasePitoli bese kugcina umfowabo omncane owenza uGrade 11 eVryheid High. |
Uyise, uSbu Mpisane, wayesebeke ithemba lakhe kuMdali njengoba wayelokhu ecela abantu ukuthi babakhulekise futhi ebabonga ngokubeseka. |
Uyise uthe lo mbhalo abawuqondi ngoba indodana yakhe ayikaze ikhale ngokuthi iwumthwalo ngoba inoyise nonina. |
Uyise uthe ubengaqondile ukuyibeka isandla indodana yakhe, wathi usuke wathatha ngenhliziyo nje. |
Uyise uthe ubeya esikoleni eyobona umsebenzi kaPhumlani ebuza nothisha ukuthi uqhuba kanjani. |
Uyise uthe uzofihlwa ngoMgqibelo ngemuva kwenkonzo yomngcwabo ezoqala ngoLwesihlanu ngo-10 ebusuku ize iphele ngoMgqibelo ngo-10 ekuseni, sekuyiwa emathuneni. |
Uyise uthi, ngeSonto eledlule kwafika omunye wabasebenzi basesikoleni ezomcela ukuthi esule icala ngoba lizophoqa umsolwa ukuthi esule ngaphambi kwesikhathi emsebenzini. |
“Uyise uthi wayethe akangayi esikoleni ngoba izulu libi, wahamba waya emsebenzini. Wathi eshintsha emsebenzini wathintwa ngocingo kwathiwa akabuye ngoba ingane isicindezelwe indlu yomxhaso yakwamakhelwane. Umfowabo owakwazi ukuphuma abaleke ngesikhathi kwenzeka lokhu usadidekile, ulokhu ebuza ukuthi umfowabo ukuphi. Angazi ukuthi lesi silonda sizophola nini,” kusho yena. |
“Uyise wabe esenikela esiteshini samaphoyisa eyobika ngendodakazi yakhe enyamalele. Wafika sekukhona umuntu osebikile ngokuthi kunesidumbu sentombazanyana esitholwe emzini thize eMadadeni. Kwayiwa kuwo umuzi kwafike kwatholakala ukuthi yisidumbu esika-Owethu,” kusho umthombo. |
Uyise wahluleka esemshaya, kwanhlanga zimuka nomoya waze wamyisa emaphoyiseni ethi awamyale ukuze abuyela |
Uyise walesi sihlababani esizakhele igama ngokuqhamuka nendlela yokuzilolonga yesimanjemanje ethathe abantu abaningi abafuna ukwehlisa isisindo, abafuna ukuphila kahle, uMnuz Meshack Ngcobo, uthe indodana yakhe okungukuphela kwayo beyingakukhonzile ukulwa. |
Uyise walezi zelamani wayelele kwenye indlu ngesikhathi kwenzeka isigameko. |
Uyise walezi zingane, uMnuz Mbongeni Zama, uthe badidekile ngempela ukuthi kwenzekeni ngoba sebebheke yonke indawo kodwa babuya belambatha. |
Uyise walezi zingane uMnuz Mbongeni Zama, uthe ngoMsombuluko ebusuku uthole umyalezo ngabathole lawa mantombazane ephelelwe amandla esigangeni. |
Uyise walo mfundi, ocele ukungadalulwa, uthe uninakhulu wendodakazi yakhe waya esikoleni ngaphambi kokuthi ilove, eyokwazisa uthishanhloko ukuthi izobe ingekho ngakusasa iyokwenza isitifiketi sengane yayo. |
Uyise walo mfundi okhubazekile ongakwazi ukukhuluma kahle njengoba ene-down syndrome, ongeke adalulwe, uthe ingane yakhe yabuya esikoleni ivuvukele esihlathini yathi ishaywe nguthisha esikoleni. |
Uyise walo mfundi ufuna izimpendulo ngokuzilengisa kwengane yakhe njengoba ethi isikole asifuni ukuphumela obala ngokwenzekile. |
Uyise wayo usuke esebonga ukuziphatha kahle kwayo eyikhulisa phambi kwabantu. |
Uyise wendodakazi yami akasebenzi okwenza angakwazi ukusinakekela ngendlela efanele. Ngenhlanhla ngiyasebenza okwenza isimo sibe ngcono. Ekuqaleni kwakungenzima kakhulu futhi ngangihleli ethembeni lokuthi uyogcina ewutholile umsebenzi kodwa kuphela unyaka kungekho okuvelayo. Sengivele ngicasuke ngisho ethi ufuna ukuzobona umntwana ngoba angazi uzombona nani engamphathele lutho. Manje angazi noma wenza ngamabomu yini ngoba ebona ukuthi mina ngiyamnakekela umntwana ngaphandle kwakhe. Ngabe ngiyona uma ngimvimba ukubona umntwana kuze kube useyasebenza? |
Uyise wengane edlwenguliwe uthe into eyenziwe wuMbongwa imenza abazonde abantu besilisa ngoba impilo yentombazanyana yakhe ngeke iphinde ifane. |
Uyise wengane, elingeke lidalulwe igama lakhe ukuvikela umfundi, uthe uphuma emsebenzini ubheke ekhaya ukuze abuze kahle ingane yakhe ngokwenzekile. |
Uyise wengane kaNksz Philile Mbongo (26) wakwa-L osolwa ngokumgwaza ambulale emasontweni amathathu adlule uboshwe ngoLwesine ebusuku ebhace eCato Manor. |
Uyise wengane kaNksz Shelembe udutshulwe wafa ngoJanuwari ehostela yindoda okuthiwa yayizenza umthengi esitolo. |
Uyise wengane kuthiwa wayelele ekamelweni elingezansi, waze wabikelwa ekuseni benogogo wengane ngalesi sehlo. |
Uyise wengane okhulume neSolezwe ngeSonto, ongeke avezwe ngenhloso yokuyivikela, uthe isimo sibi kakhulu emndenini ngoba abakwazi ukubhekana nalokhu okwenzeka. |
Uyise wengane ufuna ukwazi ukuthi wubani ophindise ingane yakhe emuva. Ubuze ukuthi besingekho yini isipele sesifonyo esikoleni. |
Uyise wengane, uMnuz Mkhalelwa Gqoloda, uthe namanje akakakholwa ukuthi ingane yabo itholakale iphila. |
UYISE wengoduso yomrepha wakuleli odumile uchitha eyekuthi indodakazi yakhe ibiphethwe wukhwantalala kulandela izinsolo zokuzibulala kwayo. |
Uyise wentombazane ozinze eMelmoth ngenxa yomsebenzi, uthe akafuni nokumbona umsolwa ngoba kungagcina sekuboshwa yena. |
UYISE wesibabuli sikanozinti esasidlalela i-Orlando Pirates neBafana Bafana, uSenzo Meyiwa, usedlulile emhlabeni. |
Uyise wezingane esingeke simdalule ngenxa yokuvikela zona, kuthiwa uqhube amadodakazi akhe aneminyaka elinganiselwa ku-13 kuya ku-15 ewanamathisele amaphepha ezifubeni abhalwe ngemibhalo emikhulu egqamile ethi awanaso isimilo, athandana nenqwaba yamadoda, alala nawo. |
Uyise wezingane ezikhulelisene uthe njengamanje akaze ukuthi kumele enze njani ngalo mhlola. Isazi samasiko, uVVO Mkhize uthe impela kuyihlazo lokhu okwenzekile emagcekeni akwaMtshali. Uthe lesi simo sibizwa ngokuthi isona. |
Uyise wezingane ezintathu ezishone kanye nonina ngesikhathi kuwa indlu ebebehlala kuyo eWestcliff Secondary, utshele umengameli ukuthi usakuzwa ukukhala kwezingane zakhe, ezikhale zaze zathula ehluleka ukuphuma odakeni obelumcindezele. |
“Uyise wezingane uyakuthenga ukudla ngoba ubamba amatoho kodwa akakwazi ukukhokhela zonke izindleko ngoba izingane ziningi,”kusho uNksz Shozi. |
Uyise wezingane zakhe owayebalekile, uSiyabonga Buthelezi, ugwetshwe udilikajele neminyaka eyisithupha ngamacala okubulala nelokuhlukumeza ngocansi kulo nyaka ngo-Ephreli. Umndeni uthe wasijabulela isigwebo, sabathoba amanxeba. |
UYISE womculi wowokholo uKhaya Mthethwa, ufongqa isigqoko kusomabhizinisi amkweleta isamba semali okuthiwa singaphezu kukaR 60 000, ukuba ambekezelele aze ayithole le mali. |
Uyise womfana (igama lakhe elingeke lidalulwe ukuvikelwe umfana) uthi uthuke kwaphela nasozwaneni ngesikhathi ehla esitobhini ntambama ngoLwesithathu ephuma emsebenzini, elinye ilungu lomphakathi limcela ukuba behlisane baye emzini ongumakhelwane lapho kugcinwe khona indodana yakhe okuthiwa ibanjwe kulo muzi igibele imfene, ekuseni ngabo 9. |
Uyise womfundi esingeke simdalule naye ngakho ukuvikela isithunzi sendodakazi yakhe, uthi sekumphatha kabi ukuthi indodakazi yakhe isihleli ekhaya. |
Uyise womfundi ofunda uGrade 7 uthe uphithene ikhanda ngoba ikusasa lengane yakhe lingahle lonakale njengoba kuthiwa inenye imbobo eyenziwe ukusokwa. |
Uyise womfundi uthe indodakazi yakhe ithe umsolwa wayipotoza amabele, eyithintisa nesitho sakhe sangasese. |
Uyise womfundi uthe unina wendodana yakhe ohlala nayo umshayele ucingo ebusuku ethi ayibuyanga esikoleni. |
UYISE womkhwenyana wasoLundi, oneminyaka engu-16 osanda kushadelwa umakoti wakhe olingana naye, uthe uzama ukumenzela usiko lakoninalume, lokumugeza, ukuze ezoqeda ubuthongo, obumxoshe esikoleni. |
Uyise womntwana, uMnuz Mxolisi Nodangala uthe lesi yisigwebo abevele esilindele. “Akungithusi ukuthi uthole udilakajele. Phela wenze icala elinzima kakhulu. Namanje ngisahlukumezekile,’’usho kanjena. |
“Uyise womunye wabafana abashonile wangithinta emuva kwengozi wathi uzwa kuthiwa sehlelwe yingozi wangiduduza,” kusho uDube. |
“Uyishaye ingadi kuze kuthi nomuntu ofikayo layikhaya, afise ukuthi uyomenzela kwakhe, wenza imali kanjalo. |
UYISHAYELA phansi eyethuba lokuqopha umlando emdlalweni wabakhaya umqeqeshi we-Orlando Pirates, uJosef Zinnbauer, ezakhe ezizobhekana neKaizer Chiefs eFNB Stadium, eNasrec, ngeSonto. |
Uyishayele amagoli amqoka emidlalweni yokugcina ebibalulekile kwiCAF Champions League. |
Uyishiye emasontweni ambalwa edlule waqoma ukubuyela kwi-ADec njengoba inenebulwe ngenduku. |
UYISHIYILE ikhempu yamaBhokobhoko umdlali ogijima kwi-lock, uNicolaas Janse van Rensburg, ngenxa yesimo esithile esidinga ukuthi aphuthume ekhaya. |
“Uyisibonelo esihle kubona bonke abadlali sokuthi yini ukuziphatha. Ngaso sonke isikhathi uyazi ukuthi kwenzekani emhlabeni. |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.