input
stringlengths
1
130k
Uzakwabo uMnuz Bheki Biyela weNational Truck Drivers Foundation, uthe abakaze bakhiphe umyalelo wokuthi kushiswe amaloli.
Uzakwabo uMroza uvele waphela insini wathi bazomphenya ibheshu, kumele acacise ukuthi ngabe ushade ngempela yini, ukuze bengalokhu bemphikela.
Uzakwabo uNkk Nomagugu Simelane-Zulu uNgqongqoshe walo Mnyango KwaZulu-Natal, uthe sebeqalile ukulungiselela lesi simo kulesi sifundazwe ngokubambisana nomnyango wezokuHlaliswa kwaBantu KwaZulu-Natal.
Uzakwabo uNkk Pepsi Khumalo naye ubesekilasini kwaGrade 10 efundisa, echazela abafundi ukuthi kubaluleke kangakanani ukuthi bazijwayeze ukufunda izincwadi namaphepha ngoba lokhu kuzobasiza ukuthi bandise ulwazi.
Uzakwabo, uNozipho naye ofuna ukwenza iziqu zomthetho, uthe ubengalindele ukuthi bazofika sebelindwe yizihlwele ezizobahalalisela, lokho ubeke akubone kubadlali.
Uzakwabo uSgt Dladla waseHambanathi kuthiwa ubehlanganisa iminyaka engu-61 ngoMgqibelo.
Uzakwabo uSolwazi Francois Venter uthe njengamanje kubantu abahlanu uyedwa kuphela ogomile okwenza ukuthi kube yingozi ukuhlangana kwabantu abaningi.
Uzakwabo uSolwazi Mosa Moshabela, uthe ngokubona kwakhe lolu cwaningo aluzithinti izinhlelo zakuleli zokuthi kugonywe ngalo mgomo.
Uzakwabo, uThandiwe Sikhosana (52) ongumthungi uthe imisiko yabo bayidlulisela kwabanye ozakwabo abadonsa nabo izigwebo abanezingane.
Uzakwabo waleli phephandaba uxoxe nalo mdlali osenqobe izicoco eziyisithupha zeligi.
Uzakwabo we-Eagles, uSazi Ngubane, uthe ubona izinto zihlangana ngendlela abebefisa ngayo.
UZakwe kusolwa ukuthi ushaywe ngesagila waze washona ekade esuka komunye umuzi obekuhlatshiwe kuwo.
UZakwe owaqala ukugqama ngengoma ethi Bathi Ngiyachoma uyachichima injabulo njengoba elungiselela ukuhambisa umembeso kubo kwesinqandamathe sakhe seminyaka emihlanu, uMbali Mthembu waseNkanini eShowe.
UZakwe uhlabane ngendondo yeBest Remix ngengoma yakhe ethi Sebentini.
UZakwe ukubeke kwacaca ukuthi uhambisana nenkosi uMduduzi Shembe uNyazilwezulu, uqale ukuba yiNazaretha ngo-1991, kusabusa inkosi Amos Shembe, iNyangayezulu.
UZakwe umchaze njengomuntu onamahloni kakhulu ngakho osabayo ukuphawula kwabezindaba.
UZakwe uqhube wathi beneme ngendlela abantu abayamukele ngayo i-albhamu yabo abapike kuyo uKwesta, Q Twins, K.O, Bongo Riot, Tira nabanye ngoba ibalwa nadayisa kakhulu kwi-hip hop kuleli.
UZakwe usungule umcimbi, iZakwe Home Coming ozoba seFan Park kulona leli lokishi ngoDisemba 8.
UZakwe uthe akukho atshelwe kona ngoba ne-albhamu yakhe entsha uzoyikhipha kulesi sitebele.
UZakwe uthe bahlangane noDuncan efuna ukumpika engomeni kodwa bagcina sebenze izingoma ezintathu.
UZakwe uthe banezingoma ezingu-21 kodwa bazoziphungula bakhethe ezizoba kwi-albhamu.
UZakwe uthe kade exoxa noMpungose ngocingo ngoLwesibili embikela ukuthi imbambe phansi iCorona. UZakwe uthe uMpungose ushonele ekhaya.
UZakwe uthe kungokokuqala eza emcimbini wobumnandi nonina ngoba ubefuna ukuthi abone impumelelo yakhe. Unina ubephelezelwa udadewabo kaZakwe nengoduso yalo mrepha.
UZakwe uthe kuyona bachaza konke ngempilo yabo yingakho bekubona kufanele ukuthi kungagcini kuphela ngokuthi kukhulunywe ezingomeni kodwa kube nakwi-video ngeqophamlando.
UZakwe uthe: “Lala ngokuthula qhawe lakithi, hamba kahleJabba.”
UZakwe uthe ngeke abekhona kulo mcimbi ngoba ubengenayo iminingwane egcwele ngawo.
UZakwe uthe uzocacisa ngalokho kule albhamu kodwa waveza ukuthi abakaze baxabane futhi uyathemba uzokwazi ukwenza iculo naye maduze.
UZakwe uzakhele ugazi kubathandi bomculo ngo-2011 ngemuva kokukhipha i-albhamu yakhe yokuqala ethi Zakwe eyayigabe ngezingoma okubalwa kuzona ethi Bathi Ng’yachoma nezinye.
Uzalelwe eCape Town ngo-1933. Uqedele imfundo yakhe e-Observatory, wadlulela e-UCT lapho athole khona iziqu zeBSC kwezobunjiniyela ngo-1955.
“Uzalelwe ekhaya elifudumele kodwa ngemuva kokudlula emhlabeni kukaBrenda, impilo yaba nzima kakhulu. Abantu bazobona ukuthi impilo ayiphilile ibingelula ngempela futhi ibe namuphi umthelela. Uzoveza ukuthi webelwa kanjani imizi ayeyishiyelwe nguBrenda kanjalo nezigidi zemali, ezinye zazo agcina engazitholanga, nokuthi ukuzihlanganisa nabantu abangalungile kwamlethela buphi ubungozi empilweni yakhe,” kuchaza uLindiwe.
Uzalelwe eMehlomnyama, eMzumbe kanti uke wahlala eGcabhane nokuyilapho aqala khona ukuvuleka amehlo ngepolitiki.
Uzalo kuvele ukuthi kuphele unyaka lubukwa ngababukeli abangu-9 151 710. IGenerations: The Legacy isalandela ngemuva njengoba ibukwa ngabantu abangu-8 771 132.
Uzalo lubuyisa inqwaba yabalingisi phakathi kwabo kubalwa uNay Maps odlala indawo kaMxolisi, Ntokozo Dlamini odlala indawo kaMastermind, Khaya Dladla odlala uGC. Kuvela namagama oNokuthula Mabika odlala indawo kaThobile, Khabonina Qubeka ozodlala indawo engakaziwa noMbali Maphumulo odlala indawo kanina kaPhelelani.
Uzalo ludla ngoMsombuluko kuya kuLwesihlanu kwiSABC 1 ngo-8.30 ebusuku.
Uzalo luhlabane ngendondo eyodwa ye-Outstanding Lead Actress, ethathwe nguDawn Thandeka King, ngendawo kaMaNgcobo.
Uzalo luke lwama ukuqopha ngenxa yeCovid-19, lokhu kwashaya kwezwela kubalingisi kubalwa naye uNompilo.
UZalo lukhonjiswa kuSABC1 ngo-8.30 ebusuku phakathi nesonto.
Uzalo lukhonjiswa ngo-8.30 ebusuku kuSABC1 phakathi nesonto.
UZalo luphinde lwanyuka ngababukeli asebefinyelele ku-10 million.
Uzalo luqokwe kumaSafta Awards anonyaka emunxeni ovotelwa ngababukeli weMost Popular TV Soap/Telenovela.
Uzalo lusikhombisa ukuthi kunomuntu ongakwazi ukudelela indlu yesonto azogila imikhuba yobugebengu phakathi esontweni ngoba enemali. Le ngxenye ayisilo neze iqiniso, into enjeyana ngeke yenzeke nhlobo. Alikho ibandla elingadelelwa yisigebengu kanjeya kuze kubaleke nomfundisi imbala. Le ngxenye ayiyivezi indlela impilo eyiyona.
Uzalo lwalwazisana kodwa ekugcineni abanye banukane baze bayophonsana ezangomeni, kulapho iLembe inkosi uShaka azithiya khona izangoma ngoba zase zibanuke kakhulu abantu bebulalana bodwa ngoba kuthiwa bayathakathana. Kukho konke-ke lokho kwakuthi uma sekuxolelwene bese kwenziwa umcimbi wokuthelelana amanzi, okuyinhlambuluko, abanye bethi ukukhumelana umlotha. Leli siko lalinendlela yakhona yokwenza yesintu eyayiqhutshwa ngumndeni lowo othintekano kumbe amalungu omndeni othintekayo, kumbe umuzi nomuzi. Leli siko lesintu lokuhlambulukelana lalenziwa ngumndeni kungabizwa sangoma namelaphi wendabuko njengalokhu sekukhona ukuxhaphazeka osekwenzeka namhlanje.
“UZalo neSkeem Saam kuzobonakala kwiYouTube nakuViu kuze kube kushaya u-28 Februwari, 2019. Uma iViu seyithulwa ngokusemthethweni eNingizimu Afrika iziqephu zale midlalo zizobonakala kwi-App yayo noma ku www.viu.com,” kusho isitatimende.
Uzalo olufike eminyakeni eyisikhombisa edlule, lushukumise inkundla lwaba nezindimbane zababukeli lawola nezindondo kodwa kwahamba, kwahamba, kwaba nebohlololo.
Uzalo, olukhonjiswa ngo-8.30 ebusuku phakathi nesonto kwiSABC 1, yilona oluhamba phambili eNingizimu Afrika ngokwesibalo sababukeli.
Uzalo, Stained Glass Productions (SABC 1)
Uzalwa eSebokeng, eningizimu neGoli. Abazali bakhe bametha ngelikaMoses Gcinumuzi Zimu (47).
UZama (28) uqumbe phansi kuGroup C ozakwabo uZama Mncwango (36) weJozi FM noZinhle Xulu (33) waseMgungundlovu kodwa osakaza kwi-Impact FM yasePretoria.
UZama (31) uzolingisa indawo ka-Ayanda Zulu kulo mdlalo okhonjiswa ngo-9.30 ebusuku phakathi nesonto.
UZama Bhengu ongumfundi ka-matric kulesi sikole uthe: “Leli phepha belilula kakhulu. Akukho lapho ngihlangabezane khona nezinkinga ngenkathi ngibhala. Ngizizwa nginomdlandla njengoba ukubhala kusaqhubeka.”
UZama Dlamini (17) waseHopewell, eMgungundlovu, uthe ngosuku lwesiphithiphithi seBlack Friday ngenyanga edlule, uhlangane nowesifazane emtholampilo oku-East Street eMgungundlovu wazichaza njengomuntu osiza abesifazane ngezipho zezingane.
UZAMA inhlanhla kuMaZulu FC U-Ayabulela Konqobe oke waziqeqesha neKaizer Chiefs ngasekuqaleni kwesizini.
UZAMA inhlanhla kwiBlack Leopards uThobani Mncwango owaduma ngokuqhulula amagoli kwiPolokwane City kumasizini adlule njengoba efuna ukuvusa ikusasa lakhe ebholeni.
UZAMA inhlanhla phesheya kwezilwandle uThabo Rakhale ozakhele olukhulu udumo kwi-Orlando Pirates ngalo mjiko okuthiwa unenkosi phakathi kodwa wagcina eshovelwe kwiChippa United.
UZama Khumalo (19), oyokwenza unyaka wokuqala eDurban University of Technology, uthe akanawo umfutho wokuvota futhi akakabhalisi. Uthe ubengazi nokuthi kuyabhaliswa ngesonto elizayo.
UZama Mathenjwa oyilungu leSASCO, uthe bebeqhuba umkhankaso wabo obizwa ngeRight to Learn abawuqale kuphuma imiphumela ka-matric ngoFebhuwari, nalapho bebeka itafula labo netende ngasesangweni lenyuvesi ukulekelela izitshudeni ezidinga usizo uma zizobhalisa.
UZama Mathenjwa we-South African Student Congress, usole abe- EFF Student Command ngokuphaazamisa uhlelo lokubhalisa.
UZama Mseleku, okumenyezelwe ukuthi udle umhlanganiso emncintiswaneni, obekuthungathwa kuwona owesifazane onekhono lokusakaza, akakaqali ukusebenza kuKhozi FM.
UZAMA Mseleku, owawina emncintiswaneni woKhozi FM, uzoqala ngonyaka ozayo ukusakaza Isithombe: TWITTER
UZama Mseleku waphuma phambili ngonyaka odlule, ngemuva kokuhlungwa kwemingenelo elinganiselwa ku-4 000. Njengamanje uZama wenza uhlelo olungena ngo-3 kuya ku-6 ekuseni ngeSonto.
UZamani (25) odabuka eMbongolwane eShowe kodwa osezinze eThekwini, ufike kulesi siteshi esiKwaMashu ngoJulayi 2017 ezoba wunogada.
UZama noMr Music babanga inkontileka yokuqopha neKalawa Jazmee, iToyota Starlet 1.4 XR Manual, imikhiqizo yakwaSamsung kaR150 000 nokunye.
UZamantungwa (Zama-Kay) Khumalo (26) uqale ngeledlule ukubonakala kulo mdlalo nalapho elingisa khona indawo kaNomakhandlela oyintombi entsha kaNkunzi.
UZama odabuka KwaNyuswa, uwine emncintiswaneni obizwa ngeWinnie Mahlangu Female Talent Search.
UZama, ophinde abizwe ngoNdlunkulu njengoba uNhlakanipho enguMntwana waseKubhenseni, uthe indawo yabo, esemgwaqweni uR66 uma ungena oLundi uqhamuka ngase-19, bazoyivula ngoDisemba 1.
UZama ozalelwe eBergville, eWoodford, uthi abantu abasha kufanele bakubeke emigqondweni ukuthi imfundo kumele ingabakhathazi.
UZamashobane (35), odume ngelikaQueen Zama, uthe kuyamthobisa kakhulu ukumela indawo yaseMandeni neKwaZulu-Natal kulo mqhudelwano ozobe ubophele zonke izingqazu ezishadile zase-Afrika jikelele ezibophe ifindo likasofasilahlane.
Uzama ukuhlanganisa umdlalo wamahlaya ozoqasha abanye osomahlaya abasafufusa.AmaSouth African Comedy Awards akhuza ibuya emuva kweminyaka agcina ukuba khona.
UZama, ukusho lokhu ngemuva kokuphuma kwe-video yale ngoma ngoLwesithathu.
UZama usejoyine abanye ozakwabo ababili asebedlulele emzuliswaneni wamanqamu, uMinenhle “Minimizer” Masondo (30) weZululand 97.0 FM noNoxolo Buthelezi (27) weNkandla 102 FM.
UZama uthatha isicoco kuLuyolo Yiba wase-Eastern Cape owanqoba ngonyaka odlule futhi oculile izolo.
UZama uthe akayedwa uBoneni kodwa maningi amaciko agcina esenandisa mahhala ngenxa yokuthi babengaxhasiwe nguhulumeni.
UZama uthe imiklomelo yakulo nyaka izoba ngoNovemba 24.
UZama uthe nokungena kuGroup 3 kwamthusa ngoba wayengalindele.
UZama uthe ujabule ngokufika kulesi sigaba, njengoba ngo-2017 eke wazama inhlanhla kodwa wangaphumelela.
UZama uthe uke wathola usizo lwamakhathakhatha esintu nasola ukuthi nakho kulekelele ekutholakaleni kwala mantombazane.
UZama uthe ukungenela kuyaqhubeka kuze kube nguSepthemba 30. Uthe imithetho yokungenela ivumela abanomsebenzi ongemdala ngeminyaka engaphezu kwemithathu.
UZama uthe umkhandlu uzoqinisekisa ukuthi umthetho uyagcinwa emsebenzini.
UZama uthe yikho okwenza wangamxwaya wamethemba nangendodakazi yakhe, uSthandwa ebinezinsuku ezintathu izelwe.
UZama uveze ukuthi noma engawinanga kodwa uzimisele ukusebenza nabantu abafana noNtokozo Mbambo, Amanda Black nabanye.
UZama, waseMalahleni eMpumalanga, ubesebanga isicoco noLungisani "Mr Music" Mthethwa waKwaMbonambi, eRichards Bay.
UZameka usale emabokoboko, evaleke iso futhi ehuzuke emqaleni. Uthe usola ukuthi umzala wakhe ubefuna ukuthwala ngaye ngoba ukuvezile ngesikhathi emshaya ukuthi ufuna amandla akhe njengoba engowesifazane othandana nabantu abanobulili obufana nobakhe.
Uzame nokubalekela ukuhlolwa kwemoto, kuqhuba uColeman.
Uzame ukutholela izingane isikole, eziningi zanqaba ukwamukela lezi zingane wathi ezinye zikude nehlathi elihlala lo mndeni.
Uzamile uBaxter ukushintsha umdlalo efaka uSibusiso Vilakazi noLars Veldwijk kodwa kwaphika ukwenza.
Uzamile uhulumeni ukusabalalisa izijumbane zokudla kanti ezinye zigcine zingafikanga kubantu, kwathiwa zithathwa ngamakhansela.
Uzamile ukudlulisa icala nokuthi akhishwe ngebheyili kodwa isicelo sakhe sachithwa.
Uzamile ukupaquza uLorch ngomzuzu ka-70, ejika kabuhlungu isitobha seBaroka uVusi Sibiya ngaphandle kancane kwe-18 ogcine ebambe ibhola ngesandla kwaba yi-free kick.
“Uzamile ukusukuma ahambe kodwa ubebukeka ebuthakathaka. Laba basekhaya babe sebezama ukumsukumisa bamhlalise kodwa kwanhlanga zimuka nomoya ngoba ubesephelelwe amandla. Laba basekhaya bavele bamshiya kanjalo ewile ngaphandle,” kusho osondelene nabesilisa abahlaselwe umphakathi.
Uzamile ukuziphungela kodwa esekhombisa ukungabinamona eshiyela uKarim Benzema iphasi emnikeze igoli lakhe lesithathu kulo mdlalo. Lokho nokho akumsizanga kubalandeli.
Uzamile uTinkler ukwenza izinguquko maphakathi nesiwombe sesibili efaka uDeolin Mekoa, Judas Moseamedi noThabiso Kutumela abangene ezikhaleni zikaMxolisi Kunene, Hlongwane noMohau Mokate kodwa abakwazanga ukusiza umkhumbi weTeam Of Choice obukeka uzika, ubheke kwalasha.
Uzamile uyihlanganisa i-TTM kodwa bekubheda uma sekufanele ishaye igoli, uManqele noBhengu bevalwa yizitobha ze-Eagles ziholwa ukaputeni uPhilani Cele.
UZamokwakhe uthe bekumele uMdova angene e-studio ngoJuni kodwa kwaba nezinto ezibabambezelayo, usezongena ngoJulayi. Uthe unesiqiniseko sokuthi i-albhamu yakhe enezigameko acula ngazo izobe isikhona ngasekupheleni kuka-Agasti.
UZAMO LINGASWE waseMzinto ukhale ngokuthi bona bazolimala kakhulu njengoba bengamaphanta uma imidlalo ingaqali ngesikhathi.
UZamo uthe amathikithi alo mcimbi ayatholakala eComputicket.
UZamo uthe kulo mcimbi kuzongenwa mahhala ngoba inhloso ukuzojabula kubungazwe lo msakazi oyintandokazi. Uthe balindele inqwaba yabantu abazifelayo ngomculo kamaskandi.
UZamo uzoba nomcimbi obizwa ngokuthi Phind’ Ubhale Cofi, ozoba seBat Centre eThekwini ngo-Ephreli 6.
UZanda nguye osho amagama ezinhlelo kanjalo namagama abasakazi emoyeni. Phambilini lo msebenzi bewenziwa nguMandla Mdletshe kanti noMandla Magwaza uke wawenza.
UZanda, owake wasakaza oKhozini nakwiGagasi, naye igama lakhe elinaphazwe kakhulu, wale waphetha ukuphawula ngalolu daba ekhala ngokuthi ngokwenqubomgomo yomsakazo akagunyaziwe ukuba aphawule kwabezindaba.
UZanda usolwa nangokuba yiqili elizikhotha emhlane njengoba kuthiwa ushintshanisa ama-sim cards mihla namalanga. Imizamo yokuthola ukuphawula kukaTshatha ayiphumelelanga. Okhulumela iSABC, uMmoni Seapolelo, uthe sebeyazi ngezinsolo zokugwaziswa kwamaciko kodwa bazothatha izinyathelo ezifanele uma sebethole ubufakazi ngoba iSABC iyinyanya kabi iPayola.