input
stringlengths
1
130k
“Uyabona uma ubuka ukuthi besinerekhodi elihle uma sibheka ukunganganelwa amagoli. Siqede singangelwanga amagoli emidlalweni engu-19. Emine yaleyo midlalo sidlale ngo 0-0. Uyabona ukuthi ukube besibukhali kakhulu phambi kwamapali besizoyinqoba leyo midlalo.”
Uyabona umuntu owazi ukungqongqoza ngendlela ehlelekile ngeke umkhohlwe empilweni yakho!
Uyabona umunwe wami ukhomba ubhekisa kuZandile Tembe ongumphathizinhlelo ngokufaka amasobho amaningi ekubeni ukudla bekumnandi ohlelweni iTendelomcimbi olushayelwa uBheka Prince Mchunu ngeSabatha. Bengifisa ukuba uDkt Xhakaza agxile entweni ayiyele emoyeni bese eyeka ukuhlasela izinkulumo zikaDkt Mahaye nenkolo yobuKristu. Ngiyaneseka kakhulu Mfundisi Dube ngokuthi akakhishwe ohlelweni uDkt Xhakaza ngoba sifunzwa ukudla ekubeni singakufuni ngenxa yabaphathi boKhozi FM.
UYABUVUMA ubunzima bokulwela ijezi uSiyabonga Zulu ongomunye wabadlali abasayiniswe kwiMamelodi Sundowns ngesikhathi kuvulwe iwindi ngoJanuwari.
“Uyabuyela esimeni ngemuva kokuba segunjini labagula kakhulu esesimeni esibucayi futhi ephila ngemishini amasonto. Yinto ongayibiza ngomlingo kaNkulunkulu. Akasekho esimeni esibucayi kodwa ngoba alimala kanzima nje engozini, kuyacaca ukuthi ukululama kwakhe kuzothatha isikhathi. Amathambo aphukile ajwayele ukuthatha izinyanga ukuze ahlangane, ngakho ukukhishwa kwakhe esibhedlela akusiyo into esingayicabanga okwamanje kodwa ubuchwepheshe bungangiphikisa,” kusho uSbu.
Uyacabanga nje usulimalela endaweni yobumnandi kade uphuzile, uyacabanga usulimala nemoto kade uphuzile?
UYACHICHIMA yinjabulo umrepha uGigi Lamayne ngokusayina inkontileka yokuqopha ne-Ambitiouz Entertainment ngemuva kokushiya eMabala Noise Entertainment.
“Uyadayisa lowo. Ayikho indaba yakhe uyayibozela nje iSundowns,” kusho umthombo.
“Uyadingeka ngokushesha enkantolo ukuze icala liphethwe. Uyindodakazi kamufi kanti isoka lakhe yilona elingumsolwa ovalelwe ngokufa kukanina kaMbali. Esikutholayo ukuthi uKwaZulu-Natal la ahlezi khona nesicela ukuthi aze ngaphambili enkantolo,” kusho uCaptain Masondo.
UYADLONDLOBALA kwezamabhizinisi owesifazane waseMgungundlovu ozikhangisela yena umsebenzi wakhe wezandla.
UYADLONDLOBALA kwezokulingisa uSindi Dlathu njengoba engeke esagcina ngokudlala indawo ephambili kwiThe River, kodwa usezoba ngomunye wabadidiyeli bayo.
Uya enkantolo nje, uvele usematheni njengoba kunomdonsiswano phakathi kwakhe nekhomishini ephenya ukugwamandwa kwamandla ombuso yidlanzana.
UYA enkantolo uMnuz Siyabonga Gama ukuyophikisa ukuxoshwa kwakhe eTransnet okumenyezelwe ngokusemthethweni ngeSonto ebusuku.
Uyafisa ukuthi bande abazofunda bagogode kulo mkhakha we-Anthrolology, athe abaningi abakawuqondi.
UYAGOLOZA ukudayiselwa iMamelodi Sundowns ukaputeni weMaritzburg United, uThabiso Kutumela, ofunwa yinqwaba yamaqembu kwiDStv Premiership.
“Uyahamba kwiMaritzburg uFadlu. Ubevele enqunyelwe ugwayi katiki ngoba nabaphathi bafuna izinto eziningi kuyena obekunzima ukuthi azithole. Nabo bebemdayisa ngokuthi bathengise ngabadlali asuke ethembele kubona. Kungenzeka kuphele amasonto amabili uDavids engasekho kwiMaritzburg ngoba sekukhona abaqeqeshi okuxoxwa nabo,” kusho umthombo ozazi zonke ezeMaritzburg.
“Uyahhema lowo! Wazingani ukuthi ngangiqale nini ukuxoxisana noSteve? Indaba yokuthi ngiqale ukuxoxa naye ngemizuzu yokugcina yinto engekho leyo. Besibaningi ebesixoxisana noSteve njengoba bekukhona noMokoena (Mike weFree State Stars). Akangiyeke ngoba unaye umqeqeshi u-Ertugral,” kubeka uMadlala.
‘’Uyahlala nabantu abaphe ukudla kube mnandi. Ngiyajabula kakhulu ukuba seduze naye ngoba ungumholi esimazi kudala.’’
“Uyahlonishwa kakhulu. Uzokhumbula ukuthi neSilo esisanda kukhothama sasitshela yena uMgilija ukuba ahlalise phansi amabutho uma sesikhuluma.”
UYAHLULEKA ukugudluza igqubu elimbusa njalo uma ezobhekana neKaizer Chiefs, umqeqeshi weCape Town City, uBenni McCarthy osezinhlelweni zokuqhubeka nokufaka usizi kuGiovanni Solinas abazodudulana naye kwi-Absa Premiership ngoMgqibelo eCape Town Stadium.
Uyahluleka wukuba wungqongqoshe kodwa useziphathisa okomkhuzi wama­phoyisa. UMkhuzi wamaPhoyisa, uJenene Khehla Sitole, usephe­nduke isithombe nje sekunguCele osekhuza amaphoyisa.
Uyahlupha lo mfana. Abaqeqeshi bazamile ukukhuluma naye kodwa kwaba nhlanga zimuka nomoya,” kusho umthombo.
“Uyajima neqembu, into ayifunayo wukudlala. Isifiso sakhe wukuyodlala phesheya kwezilwandle. Usezinqobe zonke izicoco ezikhona eNingizimu Afrika ezimqoka. Kanti yini engabe usayihlalele?” kubuza uLoyilane.
Uyakhala ngokuthi abasebenzi bezempilo ababalwanga ndawo ngesikhathi uMengameli Cyril Ramaphosa ememezela usizo lukaR500 billion.
UYAKHALA umndeni wowayengunozinti we-Orlando Pirates uSenzo Meyiwa njengoba uthi wawuthenjiswe uMasipala weTheku nohulumeni kuzwelonke ukuthi uzonakekela umngcwabo kaMeyiwa, kanye nokubeka itshe ethuneni lakhe.
Uyakholelwa nokho ekutheni lo msebenzi ngeke ube nzima kangako ngoba usebenza noKomphela.
Uyakholwa wukuthi bazokwazi ukungena emidlalweni yokuhlunga.
Uyakhula kakhulu. Ungumdlali olalelayo. Usengafunda okuningi futhi. Ngijabula kakhulu uma ngibheka azokwenza. Ngibheke lukhulu kuyena. Futhi ngiyazi ukuthi ngizokuthola ngoba unakho konke okungenza akwenze lokho, kusho uMcCarthy.
Uyakhumbula ukuthi Ingonyama yathi isazobiza izinduna lokho bekungenzeki, siyathemba ukuthi uma sesihlangene ilapho lolu daba luyoxoxwa khona, kulukhuni ukukhuluma ngalolu daba ngoba lubucayi, kusho uMthethwa.
“Uyakhumbula ukuthi wawakhombisa amandla akhe engqungqutheleni ye-ANC eNasrec ngesikhathi eqokwa kwesephini likamengameli. Namanje-ke uma elaxazwa ngeke ayeke kanjalo nje ngoba uyawudlala umdlalo wepolitiki,’’ kusho uMngomezulu.
Uyakubalula futhi lo mbiko ubumqoka bokusukumela phezulu kukaMasipala njengoba iTheku selingeze ngelinye iqembu kulawa abevele ewumele esigabeni esikhulu (AmaZulu FC neLamontville Golden Arrows).
Uyakubalula nokuthi abadlali abasha bajwayela ngokukhulu ukushesha okuyinto enhle nokho ngoba nemidlalo yeligi isiseduze ukuqala. Akazange athande ukuphawula ngokwenzeka kwiPirates kwazise ubuziwe ngabadlali abasha beBucs wacela ukungaphawuli ngoba ubenganakile ukuthi kwenzekani kwamakhelwane.
UYAKUCHITHA uThuthani Ndlovu ukuthi wajaha uMdumazi ngesibhamu kodwa wanqaba ukusebenza naye kuphela. Isithombe: FACEBOOK / THUTHANI NDLOVU
Uyakudinga ukuhlala phansi nomyeni wakho umtshele nje ukuthi cha usufuna naye athathe indawo yakhe kuleli khaya.
Uyakugcizelela nokuthi ziningi  izinto nomzali angazenza ukusiza Ingane yakhe ikwazi  ukunqoba le nkinga.
“Uyakuveza nokuthi sekunezinkabi ezithengelwe ukuba zimdubule.” Uthe nomphakathi udinwe kakhulu ngesenzo sikammangalelwa.
Uyakuvuma uParker ukuthi baningi balehlisile izinga kumasizini adlule ngakho sekuyisikhathi sokuthi babhukule bonke babuyisele uthando abaluthole kubalandeli ngokubavotela.
“Uyakuzalelwa ukudlalela iChiefs. Ikhono nokusebenza kanzima akwanele laphaya. Udinga isibindi, ukukwazi ukumela ubunzima nokulangazelela ukuwina,” kusho uKhanye.
*Uyakwazi nokufaka i-muesli, i-peanut butter noma i-oats kwiBreakfast smoothie.
Uyakwazi nokufaka iMyAudi app kuselula bese ubona imininingwane yemoto nokuyivula, nokuyivala nokunye. Ine-virtual cockpit plus, ihead-up display, panoramic glass sunroof nezipikha zeBose. Injini iyefana kuwo wonke nokuyi-3.0l TDI enamandla angu-183kW netorque engu-600Nm nogearobox oyi-9 speed ozishintshayo. Ayenza isuke ku-100 iye ku-100km/h ngemizuzwana engu-6.9 futhi ijubane elikhulu ngu-225km/h.
Uyakwazi nokulihlanganisa nokotapheya ukugcobe ekhanda, uconsisele i-olive oil. Ngelinye ilanga ungalisebenzisa nobhanana noma noju.
“Uyakwazi okudingekayo ekunqobeni izicoco ngenxa yempumelelo abe nayo kwiWits anqobe nayo izicoco.
Uyakwazi ukudlala kunombolo 10, abuye adlale kunombolo 8.
Uyakwazi ukufudumalisa izihlalo zangaphambili nezaphakathi uphinde uziqandise, ngokuzihlela ngogesi. Ngaphakathi aniyibangi indawo yokushaja ngoba ziyisikhombisa izimbobo ze-USB. Kunezinye zokushayisa ngomoya okakhayini kubagibeli bangemuva, bese kuba nezindawo zokubeka iziphuzo yonke indawo.
Uyakwazi ukushaya amagoli, udlala ezinhlangothini namaphakathi futhi unejubane okuyinto esiyidingayo.”
“Uyakwazi ukusilawulela umdlalo sidlale ngendlela esifuna ngayo. Kodwa futhi wonke umuntu eqenjini unendima yakhe okumele ayidlale.”
Uyakwazi ukuyenza le nto. Okuhle wukuthi lokhu (indlela adlale ngayo kwiTogo) kuzomnikeza ukuzethemba ukubheka phambili,” kusho uMosimane kwi-website ye’Downs. Uyakwazi ukuyenzela epaki, engadini, egcekeni ekhaya noma endlini uma kushintsha isimo sezulu liguqubala noma kunetha,” kusho uNksz Mnyango.
Uyakwazi ukuyibona imininingwane yayo nge-myAudi app bese wenza izinto ezahlukene emotweni.
UYALANDELWA umkhondo wabantu abawu-10 abafe ngempelasonto, babulawe ngabantu abebeziphindiselela.
“Uyalazi iqiniso. Umbiko uchaza ngakusho kimi. Iqiniso wukuthi waqamba amanga wathi unoGrade 12,” kusho * -Advocate Madonsela.
“Uyalazi iTheku, kuhlale kufika abantu abaningi, sijabule. Esikubonayo wukuthi abantu abangenelayo baya ngokuba bancane ngokweminyaka. Izinombolo zomazisi zabaningi ziqala ngo-0,” kusho yena.
Uyale amaphoyisa ukuthi aqikelele ukuthi ayaphepha njengoba isimo singesihle kulezi zinsuku. Uthe uyakuthakasela ukubizwa kwabombutho wamaphoyisa emhlanganweni wezinhlelo zokusatshalaliswa komgomo wegciwane kuleli ngoba nawo angabanye babasebenzi bakuleli abenza umsebenzi obalulekile, nabadlala indima enkulu ekunqandeni ukubhebhetheka kwegciwane kubantu bakuleli.
Uyalele abaholi bezinyunyana ukuthi basebenzele amalungu ukuze agculiseke njengoba bezongena emkhankasweni wokufuna amalungu amasha.
Uyalele abantu ukuthi baqhubeke nokugeza izandla ngensipho, bavale umlomo uma bekhwehlela bagweme ukuxhawulana.
Uyalele abaphehli bala manga nalabo abayisabalalisile noma baphawula ukuba bayisuse ngokushesha ezinkundleni zokuxhumana bese beyaxolisa kuMkhize ngokusabalalisa imibiko engamampunge.
Uyalele amaphoyisa ukuba abhekane ngqo nalezi zigilamkhuba.
Uyalele amaphoyisa ukuthi angababuyiseli emakhaya abantu abeza eziteshini bezovula amacala okudlwengula nokuhlukunyezwa. Uthe awuphele umkhuba wokukhokha ngemfuyo kugqitshwa amanyala okuhlukumeza nokudlwengula.
Uyalele amasosha ukuthi akhombise oskhwiliphambana nobhoko indlela efanele yokuziphatha.
Uyalele nokuthi izikole kumele ziqinisekise ukuthi zinika abafundi ithuba lokuthi baphothule imisebenzi ezobanika amamaki onyaka.
Uyalele ukuba kuqale uhlelo lokufaka ucingo oluzoba amakhilomitha awu-40 bese libe * -1.8 wamamitha ubude kusukela ngoMashi 16.
Uyalele ukuthi kuqokwe amalungu amane kule mihlangano, azophakanyiselwa ekutheni abe ngamakhansela njengoba kubhekwe okhethweni lohulumeni basekhaya.
Uyalele umabhalane wekhomishini uSolwazi Itumeleng Mosala, ukuba abeke uNkk Myeni icala ngokuphula umthetho wekhomishini.
Uyalelwe nokuthi ayovula icala emaphoyiseni ngoba lokhu kuhambisana nokukhwabanisa.
UYALELWE ukuthi axolise ukaputeni weKaizer Chiefs, u-Itumeleng Khune, ngokuzwakalisa ilaka lakhe enkundleni yokuxhumana iTwitter enengwa ngabalandeli abebemsola ngokudlisela iqembu.
“Uyalelwe ukuthi ayosilanda ekhaya ngoba banazo, banikezwa. Ngesikhathi esesendleleni ebuyayo ube esedlwengulwa. Ubikele uthishomkhulu ngokumehlele obe esemphuthumisa emtholampilo ngemoto yakhe kwabikelwa namaphoyisa,” kusho uMahlambi.
Uyalelwe ukuthi imali ayifake kwi-akhawunti kaMaShelembe noma esikhwameni sabameli, iRajaram Mvulane Attorneys.
UYALELWE “ukuyolungisa umsamo” uMark “Professor” Mayambela osephenduke umantuntanendishi kusukela echithwe yiChippa United ekupheleni kwesizini edlule.
Uyalelwe yiMatshi uGarth Davis ukuthi anikezele nge-passport yakhe kumphenyi wecala, angaxhumani nofakazi, angayishintshi indawo ahlala kuyona, abike kumphenyi uma ephuma eKZN noma esondela ezindaweni okungena kuzo abantu abaphuma ngaphandle kwezwe.
Uyale ukuba abantu bangaphuzi bese benza okuphambene nomthetho.
UYALIPHIKISA umdlali wamaBhokobhoko neCell-C Sharks, uChiliboy Ralepelle, icala lokusebenzisa izikhuthazi ezingagunyaziwe alibekwe yiSouth African Institute for Drug-Free Sports (Saids).
Uyalulama esibhedlela unogada kaMathibeli ngemuva kokudubuleka esiswini inhlamvu yaphuma emhlane.
“Uyamamatheka manje, usengajabulela wonke umuntu manje ngoba uya kwi-English Premier League. Yilokho esikufunayo. Sifuna ukubona sinomdlali laphayana, asinamuntu. Ngiyathemba uzosimela kahle, nabanye balandele ngoba uyazi ukuthi kunjani.Kuhamba oyedwa , nabanye bese beyalandela. Simfisela okuhle nenhlanhla. Akamele iSundowns kuphela kodwa iNingizimu Afrika yonke futhi kufanele azodlalela iBafana Bafana.”
“Uyamangaza. Kade elokhu ewashaya nasejimini amagoli, kanjalo nasemidlalweni yokungcweka. Uzokhumbula ukuthi nakwiNFD lapho kunzima khona wazibonakalisa. Angifuni ukuya le nale, uPeter Shalulile asivumelane ukuthi nguye umgadli ohamba phambili kuleli njengamanje,” kusho uDa Gama.
“Uyambona ukuthi isipiliyoni unaso futhi emdlalweni uyalwa okuyiyona into esiyidingayo kubadlali beBafana Bafana ukuthi basisize. Kodwa kusamele simbeke esimeni esihle ngokuba wumqemane. Kulokhu udlale imizuzu ewu-15 kuphela. Angifuni nibe seniqala ukumbabaza, ngingazithola sengilahlekelwa umdlali,” kusho uMosimane.
“Uyamdinga umuntu onothando lweqembu futhi ongelona ivaka, okuzothi uma umcela ukuba atakule umkhumbi ozikayo angasho ukuthi sekusele imidlalo emithathu, ufuna ukungcolisa igama lami kuthiwa ngadlisa iqembu ngezembe.
UYamkela King Nuba (22) waseMatsheni eMzimkhulu, osephenduke intandokazi kubantu ngalesi sikhathi esinzima sobhubhane lweCovid-19, uveze ukuthi alukho uhlobo lomsebenzi angalwenzi inqobo uma kuzobeka isinkwa etafuleni.
UYamkelwa “Yami” Ndlanzi wanyamalala ekade edlala nengane yomfana enguntanga wakhe yakwamakhelwane.
Uyamyeka uVumar akhulume kakhulu bese yena eyafakaza anonge ngencoko ngaphezulu.
“Uyancomeka umsebenzi abakwaCastle Lite wokweseka ubuciko beHip Hop kuleli, ikakhulukazi ngoba bakwazi ukuhlanganisa amaciko akuleli nawaphesheya sijabulise abalandeli balo mculo ndawonye,”  usho kanje.
UYANCOMEKA umsebenzi owenziwa yisikhondlakhondla sethelevishini ekhokhelwa njalo ngenyanga uMultichoice ngokukhiqiza izinhlelo ezikhuluma ngqo ngempilo yabantu bakuleli.
UYANDA umkhuba wokuqhinqa kwamaciko ezikhungweni uma kukhona angahambisani nakho. Kwaqala umculi we-opera, uSibongile Mngoma nabanye, bayoqhinqa emahhovisi oMkhandlu wezobuCiko kuzwelonke iNational Arts Council of SA (NAC) ngesikhathi benganeme ngokudliwa kukaR300 million ngezinye yezikhulu zalo mkhandlu.
UYANDLONDLOBALA kwezamabhizinisi owesilisa waseManguzi owawina imoto emncintiswaneni weSolezwe wayidayisa ngoba efuna ukuqala ibhizinisi.
UYanelisa Menzangabom (22) owenza unyaka wokugcina kwezomthetho, ubeyingxenye yohlelo iStudy of United Institute for Student Leaders ngenyanga edlule.
UYanga (17) omncane kunabo bonke abebekade bengenele lo mncintiswano, ukuveze lokhu esithangamini sabezindaba ebesibanjelwe eCarnival City, eGoli, ngemuva kokuhlwitha lesi sicoco.
UYanga naye akazibekanga phansi ephinda ecula elithi Not Yet Uhuru kaLetta Mbuli. Naye uhlanyisa ngayo abantu ngeSonto leShow Stopper.
UYanga uthe imali ayiwinile ngeke ayithinte, “uzoyivalela” unyaka wonke, aphile ngemali azobe eyithola ngomculo wakhe.
UYanga uveze ukuthi uhlela ukuqhubeka nezifundo zakhe njengoba enesifiso sokugcina eneziqu zomculo.
UYanga Yaya iculo lakhe alenze nophrojusa uMuzi eselibonakala kuMTV Base uthi umatasa upheka i-Extended Play afise iphume ngoJuni nonyaka.
UYanga Yaya, okhulele eThekwini uthokozise abaningi ngonyaka owedlule ngesikhathi iphimbo lakhe lizwakala engomeni, iDesire, ehambisana nophrojusa uMuzi.
“Uyangibona ukuthi nginjani?” kubuza uNkk Goge, ekhomba isibazi ebusweni lapho ashaywa khona ibhodlela.
Uyangichazela ukuthi ungena emhlanganweni kodwa ucela ukungazisa uma eseqedile.
Uyangihlukumeza lo muntu wesifazane bakwethu. Ukhuluma noma yikanjani nami ngisho phambi kwabantu akanginiki isithunzi sami njengendoda. Ngiyamthanda sisi MaGumede futhi akuphumeki kuye ngoba ngike ngazama ukumshiya kodwa ngabuye ngamncenga mina futhi.
“Uyangiqonda uNcikazi kanti nami ngiyamqonda ngakho-ke konke kuhamba kahle phakathi kwethu yikhona nje ukuthi umphumela wanamuhla (ngoMgqibelo) akuwona lo ebesiwulindele,” kusho uDavids.
“Uyangithanda yingakho nami ngingafuni ukumncisha uthando ngoba ngithi ngike ngaphoxeka phambilini.
“Uyangitshela uma kukhona abangifunayo athi isikhathi sami sokuhamba kungenzeka sesisondele. Ngiyethemba ukuthi kuzoba yiphesheya kwezilwandle. Angicabangi ukuthi uyafuna ngidlale lapha eMzansi, uhlala engizamela phesheya. Nami selokhu ngaqala ibhola ngihlala ngizibona ngidlala phesheya kodwa uma ngingadlala isizini noma amabili kwiPremiership ngingajabula ngoba izinga selinyuke kakhulu nethuba lokubonwa ngamanye amaqembu likhuphukile. Angiziboni ngidlalela elinye iqembu kwiPremiership. Akhona amaqembu aseke angifuna lapha eMzansi kodwa angazi ukuthi kuphelelaphi ngoba akangitsheli. Kodwa uma ejabule nami ngijabule, ngingalijoyina elinye iqembu eMzansi,” kusho uMatsilele.
“Uyanikela esikoleni, nangesikhathi kusakhokhwa ubelekelela abafundi abangakwazi ukuzikhokhela. Kunabafundi abebefunda kulesi sikole abathathile wabafaka emakolishi ase-USA,” echaza.
UYannick Zakri obengaziwa ukuthi ukuziphi izinkalo usebuyile eqenjini kanti uMohau Mokate obelimele useluleme ngokugcwele. Ngaphezulu kwalokhu, u-Ertugral usayinise uThabiso Kutumela obekwi-Orlando Pirates. Usayine iminyaka emithathu uKutumela obeqiwa yijezi kwiBucs. UJudas Moseamedi (ogcine ukubonakala kwiFree State Stars) naye usesemabhukwini eTeam of Choice ngokubolekwa kwiCape Town City kuze kube isekupheleni kwesizini kanjalo noMpho Matsi naye obedlala ngaphansi kukaBenni McCarthy.
UYannick Zakri odabuka e-Ivory Coast, akakaze abuye ekhempini yeTeam Of Choice ngemuva kwamaholide kaDisemba njengoba bonke abadlali bebevalile baya emakhaya.
UYANNICK Zakri weMaritzburg United usebuyele eqenjini ngemuva kokunyamalala engaziwa ukuthi ukuphi ngaphambi kokuqala komzuliswano wesibili wePremier Soccer League (PSL).
“Uyanqaba ukuthi angcwatshwe ekhaya eMtshezi ngoba usaba ukuthi uMathe uzofuna ilobolo lakhe. Akekho umuntu obazi