input
stringlengths
1
130k
Uxwayise abantu ukuthi bangafiki nezinto ezingavumelekile enkundleni okubalwa izikhali, amabhodlela notshwala ngoba akungeni enkundleni.
Uxwayise abantu ukuthi bangathathi abakulondolozile bakufake ezintweni abathenjiswa kuzo inzalo engakholakali ngoba zisuke zingelona iqiniso.
Uxwayise abantu ukuthi bangathuli kodwa baxhumane namabhange abo uma kubanjwa imali abangayazi. Ugcizelele ukuthi babheke nezitatimende zamabhange ukubheka ukuthi kubanjwe imali abayaziyo.
Uxwayise abantu ukuthi bathembele embikweni kamasipala kuphela ngezindawo ezithintekile, bangakholwa yilokhu okukhulunywa ezinkundleni zokuxhumana okungelona iqiniso.
Uxwayise abantu ukuthi bawuyeke umkhuba wokuyokwenzela ucansi esimobeni ngoba kufaka impilo yabo engcupheni.
Uxwayise abantu ukuthi bayeke ukuvuma noma yini abayidayiselwa ngocingo.
Uxwayise abantu ukuthi yize sekuxegiswe imithetho kodwa impi isenkulu yokunqanda ukubhebhetheka kwaleli gciwane emphakathini.
Uxwayise abaqashi abangayidlulisi imali ye-CovidTERS kubasebenzi ukuthi bazobhekana namacala okukhwabanisa ngoba kuqashwe abacwaningi mabhuku abayisikhombisa abalandela imali yeCovidTERS ekhokhwe yi-UIF.
Uxwayise abaqola abantu ngokuthi bawuyeke lo mkhuba ngoba iSassa isebenzisana nezinhlaka zomthetho ukuze baboshwe.
Uxwayise abasebenzi abangakabuyeli emsebenzini ngomthetho okuthi ngeke bahole abangasebenzanga.
Uxwayise abasebenzi bezempilo ngokubaluleka kokuziphatha ngenhlonipho ezinkundleni zokuxhumana - wathi ngisho kungathiwa indoda ibingeyena umsebenzi kahulumeni kodwa kufanele baxwayise abasebenzi ngalo mkhuba.
Uxwayise abatelekayo ukuthi bangase baxoshwe emsebenzini ngoba umsebenzi wamaphoyisa uthathwa njengeminye ebucayi.
Uxwayise abatshala imali ezinkampanini ezifuze lezi ngokuthi ngelinye ilanga bangazithola besenkingeni ngoba umqoqi wentela kuleli iSARS nabeFSCA, abahambisani nokuhweba ngale ndlela.
Uxwayise abavoti ukuthi bangawashuthi amaphepha abo sebevotile ngoba lokhu akuvumelekile.
Uxwayise abesilisa abazithola esimeni esifana nesakhe ukuthi bangathathi izinto ngamawala ngoba lokho akubuyiseli.
Uxwayise amalungu abo ngokuthi akayeke ukungcolisana emphakathini.
Uxwayise amalungu enhlangano ukuthi ayeke ukuklwebhana njengamakati ngoba abavoti balahlekelwa yithemba.
Uxwayise amanye amaqembu ukuthi awuyeke umkhuba wokusola abanye abantu ngokufa kwamalungu awo ngaphandle kobufakazi.
Uxwayise ezinye izigebengu ezizimisele ngokushushumbisa impahla ngobugebengu nokudoja ukukhokha intela, wathi abasebenzi bakwaSARS basiqaphe ngeso lokhozi isimo ukuqinisekisa ukuthi yonke impahla ephumayo kube ngesemthethweni.
Uxwayise iligi ngokuthi ingacabangi ukuthi imenzela umsebenzi onzima ngoba kungenzeka ukuthi iyamsiza njengoba azi ukuthi uma engathola imiphumela encomekayo kule midlalo azoqala ngayo, kule ezolandela uzobe eseziqhobozela.
Uxwayise iPSL ukuthi ingazisoli ngokukhipha uhla lwemidlalo yesizini entsha yeDStv Premiership kusenecala eliqhubekayo ngoba lokhu kungabuya kube enkulu inkinga kuyona.
Uxwayise izakhamuzi zaleli dolobha ngokuthi ziqaphele amaqola asebenzisa igama leMeya, uNkk Gumede, efuna imali kubantu.
Uxwayise izakhamuzi zasoGwini, eHarry Gwala, eMgungundlovu, oThukela, eMajuba naseThekwini, ikakhulukazi ezakhelene nemifula nemihosha ukuthi ziqinisekise ukuthi ziphephile.
Uxwayise izikhulu zikamasipala ngokuthi zidlalele kude nepolitiki kodwa zilethele abantu izidingo.
Uxwayise izikhulu zomasipala ngokuthi umnyango wakhe ngeke uze uphumule labo abanukeka ezinsolweni zenkohlakalo bengakajeziswa.
Uxwayise kanje uSolwazi David Musoma ongusihlalo yeKhomishini ebhekele ukuvikela amalungelo omphakathi kwezemaSiko, ezeNkolo nezeziLimi kulandela isehlakalo sokubulawa ngokudutshulwa kwamalungu amahlanu ebandla i-International Pentecostal Holiness Church ekoMkhulu lalo iZuurbekom ngase Goli ngoMgqibelo.
Uxwayise labo abadlala ngemfundo, abafuna ukuphazamisa ukufunda ukuthi izinhlaka zomthetho zikhona ukubhekana nabo.
Uxwayise labo abazodayisa utshwala ngokungemthetho ukuthi bazoboshwa, baphucwe impahla kanjalo nelayisense.
Uxwayise nabashayeli bezimoto ukuthi baqaphele emgwaqweni.
Uxwayise nalabo somathuba abafuna ngodli umsebenzi wokwenza okokuvikela kwiCorona wathi alikho izwe elizobuswa ngenkani.
Uxwayise ngale mikhiqizo, i-apple cider, ujusi walamula, umuthi wokuxubha amazinyo, athe akuvumelekile.
Uxwayise ngokuphuma neqhubu nomndeni wakwaGupta uma kuliwa nenkohlakalo esho ukuthi ngeke inqotshwe uma kubhekwa wona kuphela.
Uxwayise ngokusebenzisa ama-antibiotics umuntu ebe ehlela umndeni. Uthe abantu besifazane abasuke behlela umndeni bebe bethatha ama-antibiotics kufanele basebenzise amakhondomu noma bazithibe ocansini ngoba amanye ama-antibiotics ayakuphazamisa ukuhlela umndeni.
Uxwayise ngokuthi abantu abahlale beqaphile, bangayekeleli nje ukuze isivuvu sesithathu singagadli.
Uxwayise ngokuthi abantu mabapheze ukudla ndawonye inyama esibayeni ngoba lokho kuzobabeka engcupheni yokusuleleka ngeCorona.
Uxwayise ngokuthi abazobanjwa benza lokhu bazobanjelwa imiphumela yabo.
Uxwayise  ngokuthi abenza lokhu kumele bazi ukuthi kuyicala ukusabalalisa imininingwane engelona iqiniso.
Uxwayise ngokuthi akufanele kusetshenziswe igama likangqongqoshe noma le-ANC uma kwenziwa inkohlakalo.
Uxwayise ngokuthi akuyona indawo yokujola umtapo wolwazi, kodwa isizinda sokuthi abantu bazithuthukise ngolwazi.
Uxwayise ngokuthi indaba yemali akufanele kungashiwo lutho ngayo ngoba iVAR iyayisebenzisa inkece.
Uxwayise ngokuthi isimo sizogcina sesingasalawuleki uma kungabhekwana naso.
Uxwayise ngokuthi kumele kugwenywe nakanjani umlando omubi wezimpi ngalesi sikhathi samanje.
Uxwayise ngokuthi namuhla bazoqala phansi baqinise imithetho kathaqa, wakhala nangalabo abaziphumela emakhaya bengazigqokile izifonyo. Ugcizelele ukuthi izaguga nalabo abanezifo ezingalapheki mabazinakekele, balandele imithetho kathaqa. Unxuse nomphakathi ukuthi ungabacwasi asebehaqekile.
Uxwayise ngokuthi ngeke babakhokhele omastende abazohlalisa izitshudeni ezindaweni zokuhlala izitshudeni, ngaphandle kokuthola imvume ebhaliwe, evela kule nyuvesi. Ucele izitshudeni ukuthi zingawulandeli lo mkhankaso kodwa zibheke ku www.ukzn.ac.za, mayelana nokubuyela enyuvesi.
Uxwayise ngokuthi uma bengazisukumeli izinkinga zabantu basengcupheni yokuthi bangenzi kahle okhethweni luka-2021.
Uxwayise ngokuthi uma isimo singaguquki, iSABC ingazithola isobishini. Uhlelo lokudiliza bekulindeleke ukuba liphothulwe ekuqaleni kukaJulayi 1. InhlokoyakwaSABC,  uMnuz Madoda Mxakwe, uthe yize bezamile ukwehlisa izindleko kodwa imiholo mikhulu kakhulu, futhi uma kunqandwa ukuba kungadilizwa, iSABC izodinga isamba sikaR1 billion.
Uxwayise ngokuthi uma kungaqiniswa ezinhlelweni, kusazokuba kubi kakhulu ngaleli gciwane kulesi sifundazwe.
Uxwayise ngokuthi yize kumele kubhekanwe nalo kodwa akumele luhlukanise phakathi isizwe.
Uxwayise othisha abasebenzisa izingane ukufeza izinhloso zabo ukuthi baqaphele ngoba uma bebanjwa bazobikwa ophikweni olubhekelele ukusebenza kothisha bese bephucwa amalayisensi okusebenza.
Uxwayise othisha nothishanhloko ngokuhlasela lo mnyango, wathembisa ukubathathela izinyanthelo bonke abaphazamisa ukufunda nabafuna kuvalwe izikole.
Uxwayise ozakwabo abenza lo mkhuba wokunyusa imali wathi abawuyeke ngoba uyicala.
Uxwayise uhulumeni ngokuthi ngeke baseke imigomo yezomnotho ezodiliza abasebenzi.
Uxwayise umphakathi ozixhumela ugesi wezinyokanyoka wathi awuhlukane nalo mkhuba. Uthe awugcini ngokubulala abantu kepha ukhinyabeza nomnotho. Ngonyaka iTheku lilahlekelwa nguR250 million ngogesi wezinyokanyoka.
Uxwayise umphakathi ukuthi uziqaphele izingane lapho zidlala khona kungaze kuphele isikhathi esingangehora ingane ungayiboni egcekeni.
Uxwayiswe nangokuthi angatholakali enecala elifanayo waphinde wayalelwa ukuba axolise konondweba.
UXWAYISWE ngokuthi angalokothi abheke amagama abadlali kepha agxile ekutheni obani abenza umsebenzi oncomekayo kulezi zinsuku kwi-Orlando Pirates umqeqeshi waleli qembu uMilutin “Micho” Sredojevic kulandela ukuvela kokuthi sebeluleme oXola Mlambo noVincent Pule kanti uThembinkosi Lorch usesiqedile isigwebo samakhadi.
Uxwayse abantu ukuthi baqaphele bangafafazi amanga ezinkundleni zokuxhumana.
“Uyabakhombisa ukuthi ukusebenza kwakhe kanzima angagijima noma yiliphi ibanga abekelwe uma ezilungiselele kahle. Ngisho bangathi akagijime * -200m ezilungiselele kahle.”
UYABALISA umdlali we-Orlando Pirates uGladwin Shitolo ngokuba ngumantuntanendishi njengoba ebolekiswa amasizini wonke.
UYABALISA umqeqeshi wesibhakela, uSamson Ndlovu, osengcupheni yokudlelwa izimpahla zokujimisa ngumasitende wakhe osekuphele izinyanga ehluleka ukumkhokhela.
UYABALISA umqeqeshi weSwallows FC uBrendon Truter ngemithetho emisha ehambisana nokuvikela ukubhebhetheka kwegciwane iCorona, ayibona izokwenza kube lukhuni satshe ukudlala ibhola ngendlela eyejwayelekile.
UYABALISA unina wengane yentombazane eneminyaka engu-17 osola ukuthi idlwengulwe iphindelelwa nguyise wayo ongumqeqeshi kanobhutshuzwayo odumile.
UYABALISA unina wesishoshovu se-#FeesMustFall, uBonginkosi Khanyile, ngokuboshwa kwengane yakhe athe ayikho into engamjabulisa ingane yakhe isabhadle esitokisini.
UYABALISA unina wowayengunozinti we-Orlando Pirates neBafana Bafana, uSenzo Meyiwa ngendodakazi endala kaSenzo engakaze ilithole ifa likayise selokhu abulawa eminyakeni emihlanu edlule.
“Uyabathanda abantu futhi akaziphathisi komuntu odumile.
“Uyabazi abadlali bami nangendlela abadlala ngayo. Uyabazi abashaya amagoli nabadlala emuva ukuthi badlala kanjani. Wazi konke ngabo. Uyabazi cishe bonke abadlali eMzansi ngoba usenesikhathi eqeqesha kuleli. Kodwa sinendlela yethu esimisa ngayo iqembu. Akukho okufanele kusenze sizibheke ngenye indlela. Okufanele sikwenze wukubanika olunye ulwazi ngaphezulu ukuze badlale ngendlela esifuna ngayo,” kusho uZinnbauer.
Uyabekezela ugwinye itshe uma uwumlandeli webhola, uqhubeke uye enkundleni ngoba ukubuka ibhola bukhoma kumnandi kakhulu kunokulibuka kwithelevishini.
“Uyabona * -Ayanda usadinga isikhathi esanele sokwamukela ukushona komyeni wakhe. Selokhu ashona (uNcwane) * -Ayanda unomunyu.
“Uyabona futhi ukuthi uma engamqasha * -Escudero angalahlekelwa wumqeqeshi osemenzele omkhulu umsebenzi.”
Uyabona, hhayi ngoba ngiziphakamisa, kodwa iqiniso wukuthi indlela engidlale ngayo ngesizini edlule ingenza ngingabi nokuncane ukungabaza ngekusasa lami eqenjini. Ya, sekungenzeka-ke nje okwenzekayo ngoba phela izinto ziyenzeka ebholeni, kodwa eyenkontileka yinto engangiphathisi nakancane nje ngekhanda,” kusho uMatlaba.
“Uyabona into engingeke ngiyibekezelele nakancane yinkohlakalo. Ngeke ngihole umkhandlu ogubuzelwe yinkohlakalo,” kusho uNdlovu egxoxweni ekhethekile neSolezwe.
Uyabonakala kwi-video kaMichael Jackson ethi Moon Walker nakwekaSpike Lee ethi Do It A Cappella. UMshengu ubuye wabamba iqhaza ezingomeni zefilimu eyayithi i-The Lion King, Part II, Coming to America, A Dry White Season, The League of Extraordinary Gentlemen, Cry The Beloved Country nethi Invictus.
Uyabona-ke lapho ukuthi kusenokungazi ukuthi kuyafana nokuthi umuntu uyazithelela. Miningi imikhuba emibi ngezifonyo ehlekisayo uma sikhuluma ngayo kodwa eqinisweni ayimihle futhi ayamukelekile neze, egcizelela.
“Uyabonake ubudlelwano bokuthandana ukuthi kunjani dadewethu...njengoba ngangishilo ngaphambilini, ubudlelwano kubuye kuxakane kakhulu. Kodwa ke nawe sizokuthandazela njengoba nathi sisasemthandazweni namanje. Inkosi ikubusise,” kubhala uShimora.
Uyabona kudlaliwe ngathi kule nkulumo yakhe ka-2021. Ziningi izinto ezibalulwe nguMengameli wethu uCyril Ramaphosa kodwa ubona ukuthi izinto ezingekho. Engifuna ukukuqinisa kuyo yile ndaba yoR350 ojatshulelwe ngabantu abaningi khathi ethi welula izinyanga zokuholwa kwabo. Kungabe kuhloswe ukuthi sibe ngokhangezile na?
“Uyabona leli thalente olibona kwiMbewu njengoba kugcwele ubuso obusha nje yingoba kade lalilambela ithuba elifana naleli. EGoli akulula njengoba uma kuke kwavela ukuthi kuzoba nenhlolokhono, ulayini uqala ebusuku. Nami ke nabanye abalingisi sidlule kubona labo layini kungelula okwangempela kodwa bheka manje,” kuchaza uNkanyiso oveze ukuthi uzalwa eMgungundlovu.
“Uyabona le ndaba, abantu abazibuza yona abanye asebesithathile isinqumo sokuthi mina noBrandon siyathandana, abaqhubeke nayo kodwa mina angeke ngize ngiphawule ngayo. Abantu ngiyacela abagxile ezindabeni zabo bayeke le yami,” kusho uZama ngamafuphi.
Uyabona lolu phuthu lwethu oluyi-Absa Premiership ngicabanga ukuthi luzokwehla kamnandi emphinjeni kulokhu ngoba zikhona izinongo ezithile engizithembayo ukuthi zizokwenza umehluko omkhulu kulona.
“Uyabona lo mzuzu oba nawo uma senisele nobabili nalo ohambayo uyalimaza kakhulu, kodwa kukho konke ngila ngikhona ngenxa yokusebenza kanzima ngilalela lokhu engitshelwa kona.”
Uyabona manje iqiniso selihlale obala lokuthi uMengameli kaKhongolose, uMnuz Cyril Ramaphosa usebenzisana nabacindezeli bomuntu omnyama abaphethe umnotho, yingakho nje engazihluphi ngokwenza imizamo yokwehlisa inani likaphethroli ngoba vele naye uyadla ngale nto.
“Uyabona mfowethu uSteve ngiyamgcwala. USteve bayamgcwala abalandeli beChiefs. Umuntu ophilayo kodwa lokhu okwenzeke ngoMqgibelo (okuka 3-1) akwamukelekile neze. Bayakhuluma laba bantu (abalandeli bePirates) mfowethu. Mhlawumbe ukube kwakungomunye umqeqeshi kungesiye uSteve ngabe bachitheka bugayiwe kodwa ngoba nguye, akubanga nadlame,” kusho uMachaka.
“Uyabona mina maFighters ngifuna ukunitshela, ola ku-ward 4 uzothwala kanzima. Anginandaba namanye ama-ward, ngikhulumela u-ward 4. U-ward 4 owethu, yithina esibeka nkosi, yithina futhi esiyoyikhipha.
“Uyabona mina ngiyizinsizwa eziyishumi ngingedwa. Yingakho uma uza kimi kumele ucabange ngoba ngiyisidlakela ngiyajima. Uthishomkhulu kade aqala ukungihlukumeza. Bekuthi uma ngifundisa abize izingane aziphazamise. Kulokhu uvele wathi aziyolungisa igumbi lokubhala  u-matric ekubeni nazo bezizobhala ngo-9 ekuseni. Ngifike ngazibiza ngathi azibuye. Uvele weza kimi eseqaqe ishethi ekhumule nothayi efuna ukungishaya. Ngibe sengizehlisa ngahamba ngaya emqashweni wami ngoLwesihlanu. NgoMsombuluko bengiya oLundi kunento ebengiyoyilungisa ngahlagana naye ehamba nomunye uthisha ku-R66 kwaqondana amehlo ngavele ngabavimba ngemoto. Ngiphume ngaqonda kuye ngoba bengicasukile kodwa angimgwazanga futhi nommese bengingawuphethe. Inkinga uyigwala uNtombela ngoba uvele wajuluka wamanzi wakhalisa okomuntu wesifazane,” kusho uMbokazi.
Uyabona ngesikhathi kuteleka abamaloli bekhala ngokuthathelwa imisebenzi ngabokufika, impendulo kaNxesi ithe nabokufika kumele baqashwe.
“Uyabona nje ikhomishini kumele ixolise kimina sihlalo. Ngize lana ukuzophendula ezweni. Ikhomishini kumele ingibuze ngezinto engazenza, okubalwa nendaba yezindawo zami. Sihlalo ngikhiphe izincwadi ezifungelwe ezingamakhasi angu-15 mayelana nendawo yami yokuhlala. Ngakho angibaleki,” kusho uMontana.
Uyabona nje indaba yemidlalo yokuhlunga isichithela isikhathi sonke, amaqembu, izintatheli, abaqeqeshi nabadlali abasuke befuna ukuphumula uma sekuphele isizini.
“Uyabona nje laba badlali abakhona njengamanje eqenjini indlela abadlala ngayo bangikhumbuza abanye babadlali bami bakudala okukhona kubo uJoel Faya, Archie “Juluka” Hadebe (ongasekho) noBonginkosi “Ace” Mnikathi ukubala nje abambalwa okungabadlali abawabeka kwelinye izinga.”
“Uyabona nje lapha ekhaya akhona amaqembu ebengike ngixoxe nawo ngenhloso yokuwajoyina kodwa kugcine kungalunganga nokuyinto ebisingenza ngizithole sengisesimeni sokuncenga umsebenzi kuwona,” kulandisa uSangweni.
“Uyabona njengoba kunguwe ocela ukukhuluma nemeya, lokho kuzogcina sekuba sengathi awufikanga wazomcela ukuxoxa naye kodwa nguye ozizele kuwe wakhuluma nawe. Yingakho ubuholi bumyalele ukuba avele angasho lutho ngokushiwo ngaye,” kuqhuba uMtshali.
“Uyabona njengoba nenhloko yabaqeqeshi kungeyase-Europe, bukhona ubungozi bokuthi amuklamele indlela afuna adlale ngayo nokungaba yisithiyo kumdlali.”
“Uyabona nje umfana wami uneminyaka emihlanu kodwa usedlala kwisigaba sabangaphansi kweminyaka eyisishiyagalombili ngoba sifuna bebe sezingeni lomhlaba, bekwazi ukudlalela amaqembu amakhulu nelesizwe. Ukubanikeza ithuba lokudlala ibhola besebancane kuyabasiza befunde ngebhola lakuleli,” kusho uVilakazi.
“Uyabona nje, zonke lezi zingane ngizithole kubantu besifazane abayisithupha. Ngishade abathathu manje, abanye ngisezinhlelweni zokubashada. Uma ufuna izingane kumele ukwazi ukuzimela, umele nonina bazo. Singamadoda kumele sifundisane futhi sikugqugquzele ukumela imindeni yethu. Kungabi khona ingane ekhala ngokuthi ayinaye uyise kodwa ebe esaphila,” kusho uDludla.
“Uyabona sengiqala ukukhathazeka. Ibuhlungu nansi into," ebalisa.
Uyabona, sinobuholi obucabangela izisu zabo nezisu zongxiwankulu.
“Uyabona sisi yingakho sihlekisa nangayo le ndaba ku-Instagram ngoba anginandaba,” esho ehleka.
“Uyabona ukube kwakukhona omunye umuntu kulo muzi, wayeyobulawa naye ngendlela okwakuyiyona,” kusho ilungu lomndeni.
“Uyabona ukuthi lowo wumyalezo obheke kuMusa Nyatama othi ‘Kungenzeka uke waba ngumdlali ovelele kwiPirates kodwa nyakaza kungenjalo...uzobona’. KuMabasa kuphethwe umuntu olaziyo ipali futhi obalwa nabakhiphe amaphasi amaningi abhajwe enethini.”
Uyabona ukuthi umthetho uza kuye ngqo, wabona kungcono asebenzise ilungelo lakhe lokungayiphenduli eminye yemibuzo.
Uyabona uma kukhulunywa ngezinsizwa ovele uzibonele noma ungazi ukuthi zelusa, usuke ukhuluma ngoSteve “Mphathi” Komphela. Yindoda leya futhi akudingeki nokuthi ngichaze ukuthi iqine kangakanani. Ubani ngempela owayengamela abalandeli beKaizer Chiefs beqhuba intwala ngewisa amasizini amathathu wonke? Hhayi impela ngiyamvuma uKomphela akawona neze umnqolo, welusa.
“Uyabona uma sesishadile ngizomnika into yakhe. Siqale ukusoma eminyakeni engu-21 eyedlule engenankinga ngoba ubesihlonipha isinqumo sami sokuzigcina. Bekuyaye kuvuke ubunsizwa afune silale kodwa abuye axolise,” kusho uNksz Mngadi.