input
stringlengths 1
130k
⌀ |
---|
Uveze ukuthi ubulawa ngabadlali abalimele wathi kodwa abanye bebengadlali ngesikhathi bebhekene neMariveni ngoba ubebabekele oweCAF. |
Uveze ukuthi ubuyisa ithemba nakwabesifazane abagane bebancane ukuthi basengakwazi ukwenza okuthize ukuzithuthukisa ngisho kwezamabhizinisi nemfundo. Nezingane zabafana akazishiyi ngaphandle njengoba kukhona izinhlelo ezibhekene nazo ngqo. NgoDisemba uNksz Chemane ehlangene nezinye izinhlaka zomphakathi, wenze uKhisimusi wezingane. Uthe ubefuna ukubuyisa ithemba ezinganeni zasemakhaya ukuthi nazo zingakuthola okufana nezasedolobheni. Lo mcimbi awubiza nge-Edu Christmas, uthe uzoba minyaka yonke ngesikhathi sikaKhisimusi. Uphinde wenza nomdlalo webhola lapho ebephinde eqwashie ngezidakamizwa. Uthe ngoFebhuwari uzoba nomunye umdlalo kulandele nesithangami sabesifazane ngoMeyi. |
Uveze ukuthi udaba lukaThulani luyindida njengoba bengazi ukuthi kwenzakalani. |
Uveze ukuthi udadewabo akazange akwazi nokuphothula umatric wakhe ngonyaka odlule ngenxa yokulimala. |
Uveze ukuthi udlwengulwe yisivakashi abebesilalise endlini yabo nesoka lakhe. Sifike endaweni yesigameko owesifazane wasichazela ukuthi ulalile emuva kokuba yena nesoka lakhe nalo mngani bephuzile. Uthe uzwe kukhona owesilisa phezu kwakhe, wazitshela ukuthi yisoka lakhe. Kuthe uma ephaphama owesilisa wavele wehla phezu kwakhe ngokushesha. Uthole ukuthi ukhunyulwe ibhulukwe lakhe kodwa isoka lakhe belizumekile eceleni kwakhe. Ubone lesi sivakashi sizilalisa phansi. Kuthe esevusa isoka lakhe, umsolwa wavele wabaleka endlini yabo,” kusho abe-RUSA. |
Uveze ukuthi udokotela waseNkosi Albert Luthuli wambhokela ngolaka ukuthi uvumeleni ukuthi bamkhiphe ibele bengasisikanga isicubu senyama yakhe ukuze siyohlolwa isifo somdlavuza. |
Uveze ukuthi uDumi ubengasazibambi izingcingo zakhe. |
Uveze ukuthi uFreedom izinto zigcina zingamhambeli kahle uma ebuyela kubangani bakhe abadala, abagcina benza izinto ezingalungile beze bengena ezinkingeni. |
Uveze ukuthi ufuna izinkampani zamaselula ziphe abantu i-data ethile mahhala njalo ngosuku. |
Uveze ukuthi ufuna kube nohlelo lokuxoxa namakhosi nezinduna ngendlela abantu ababekwa ngayo ezindaweni zasemakhaya. |
Uveze ukuthi ufuna ukugxila ekulingiseni angaphazanyiswa yilutho ukuze akhule kulo mkhakha. |
Uveze ukuthi ufuna ukwenza okwehlukile emkhakheni wokuba wuDJ njengoba ezoba ngu-DJ wokuqala wesifazane ozokwazi ukudlala aphinde azidansele. Uthe akuqaphelile ngoDJ besifazane abaziyo bavamise ukudlala kuphela, abadansi. |
Uveze ukuthi ugwayi womkokotelo omningi udayiswa kakhulu eGauteng, Western Cape naseFree State. |
Uveze ukuthi uhambela izikole ezehlukene eGoli ekhuthaza amantombazane ukuthi asebenzise ithuba lezinkundla zokuxhumana ukuziveza nokusungula amabhizinisi. |
Uveze ukuthi uhlala endlini yebhondi akweleta kuyo uR2.8 million. |
Uveze ukuthi uhlela ukuyokwenza izifundo ze-Electrical Engineering kwelinye lamakolishi |
Uveze ukuthi uhlelo baluqopha noThomas Gumede noLungile Radu, abasebenzisa inkampani yabo ukuluqopha. |
Uveze ukuthi uhlelo lwezibulali magciwane okuhlanjwa ngazo izandla luzobakhona ematekisini, umgibeli ageze izandla engena noma esehla etekisini. |
Uveze ukuthi uhulumeni uchitha imali eningi elungisa izikhungo wathi abakuzo kumele baqinisekise ukuthi zivikelekile. |
Uveze ukuthi uhulumeni usanda kumemezela ukuthi kuzoqalwa futhi kwakhiwe kodwa umsebenzi uzoholwa uMasipala iZululand.“Ngabe yikho lokhu ukuthi bafuna izwe lami. Niyafuna bangiphuce izwe lami batwana bami,” kubuza iSilo. |
Uveze ukuthi uhulumeni uzoba nesikhwama esibizwa ngeSouth African Sovereign Wealth Fund sizoba noR30 billion. |
Uveze ukuthi uhulumeni waseMiami, ususinike umkaMyeni uNkk Lindsay Myeni, isidumbu sikamufi kanti sizosuka eMiami, kusasa bese sifika kuleli ngoLwesihlanu. Uthe amalungiselelo omngcwabo azomenyezelwa uma isidumbu sesifikile kuleli. |
Uveze ukuthi uhulumeni wesifundazwe uzoqinisa isandla ekulweni nenkohlakalo nokukhwabanisa. |
Uveze ukuthi uJub Jub yena uthe akasiboni isidingo sokuthi abe nonogada. |
Uveze ukuthi uke wahlinzwa ngenxa yokuthi bese kuqala ukuhluma izinhlamvu zamankwahla kodwa ngale kwalokho akanayo imizwa yendoda. |
Uveze ukuthi uke wezwa kuthiwa uNksz Ndabandaba ukhala ngozakwabo abamhlukumezayo. |
Uveze ukuthi ukhonza esontweni iGod’s Pearl Ministries eGermiston, eGauteng, lapho inkosikazi yakhe u-Ebony Ngcobo ingumfundisi khona. |
Uveze ukuthi ukhonze kakhulu ukufunda izincwadi zababhali ebehlukene okukhona kubo noDBZ Ntuli, akholwa ukuthi yikho okumkhulisayo kwezobuciko. |
Uveze ukuthi uKhulekani ubesengaziphenduli ngisho nezingcingo zakhe okwenze wabona ukuthi usebalekela ukumkhokhela imali yakhe. |
Uveze ukuthi ukukikiza kuhambisana nokugiya, okwenziwa amadoda noma izinsizwa. Nakho uthe akusenziwa ngoba abantu abazi ukuthi kubaluleke ngani ngokwesintu. |
Uveze ukuthi ukulimala kwamqala emaphakathi nomzila weBoston Marathon ebigijinywa ekuqaleni |
Uveze ukuthi ukushona kwakhe kwashiya ingoduso yakhe ihlukumezekile njengoba yayisisele yodwa ukuthi ikhulise izingane zabo ezimbili. |
Uveze ukuthi ukuvalwa kwezwe kube nomthelela ekutheni umkhakha wezokuthutha wehle ngoba abantu bebengavakashi. |
Uveze ukuthi ukuvalwa kwezwe ngenxa yokuqubuka kweCovid-19 kube nomthelela kwehliseni izigameko zokubulawa kwabantu ezweni kodwa sengathi akwenzanga umehluko ekubulaweni kwabalimi ngoba bebebulawa kusukela ngoFebhuwari kuze kube wuDisemba. |
Uveze ukuthi ukuvuthwa kwembewu yabesilisa kwenza kube lula kubona ukuthi bakwazi ukuthola izingane noma kunini. |
Uveze ukuthi ukuzimela yikhona okumenze wasebenza ngokuzikhandla ukuze afike lapho ekhona. |
Uveze ukuthi uLerato noHHP, bese behlukene njengoba ahamba endlini ababehlala kuyo bobabili ngonyaka odlule. |
Uveze ukuthi uma abasebenzi nabaqashi bengaqeqeshiwe kahle kulo mkhakha weResilience kungalimala ngisho ibhizinisi. Uthe kudingeka izinkampani zihlome ngayo yonke indlela ukuqinisekisa ukuthi abasebenzi basesimeni esihle sokusebenza. |
Uveze ukuthi uma endaweni kuxhunywe ugesi wezinyokanyoka kuye kuthathe isikhathi eside ukuwulungisa uma uhambile ngoba kufanele ithimba liqale lisuse izinyokanyoka kwisekhethi ukuze likwazi ukusebenza. |
Uveze ukuthi uma engabhalisile ezinhlakeni zabalimi, uyokwazi ukuthola ithuba lokubhalisa nangaso isikhathi sokufaka isicelo. |
Uveze ukuthi uma inkantolo ithatha nesinqumo sokuthi kube khona ababoshwayo kuzoboshwa uNyazi kuqala nabathatha izinqumo nalo. |
Uveze ukuthi uma izinto zihamba ngendlela abafisa ngayo, ikhonsathi enkulu izoba seThekwini, lapho kuzobe kunabantu abazoyijabulela bukhoma. |
Uveze ukuthi uma kukhulunywa izinto ezingeke zimngenisele mali ephaketheni, uvala izindlebe sengathi akezwa lutho. |
Uveze ukuthi uma kunothisha noma umfundi okutholakala ukuthi uhaqekile, kunezinsolo zokuthi ohaqekile uyena kuphela ohamba eyozivalela izinsuku ezingu-14 bese kuthi labo abebekhona ngesikhathi ekhona esikoleni baqhubeke nokuba sesikoleni. |
Uveze ukuthi uma kuthiwa abathathe izinyathelo zomthetho noma kukhona izinhlaka zomthetho ezibathintayo bazosebenzisana nazo. |
“Uveze ukuthi umangele uma lolu daba seluphinde luvela emasontweni amathathu adlule. Ngakho njengesiteshi siyakholelwa ekutheni sizwe izinhlangothi zombili ezithinta lolu daba. Esikufunayo ukuthola iqiniso ngalo nezinto ezikhulunywa kulona udaba. Njengesiteshi le ngxoxo siyithathela phezulu kakhulu, sesiluqalile uphenyo futhi sesixhumene nowesifazane othintekayo kulona,“ kusho umphathi wesiteshi uBokang Moyo. |
Uveze ukuthi uMaNtuli akazi lutho ngetulo lokubulala uZuma, wakhelwa uzungu nje. |
Uveze ukuthi uma sebeqala udaba olusha ngalo mndeni uzobonakala. |
Uveze ukuthi uma sekudlule uMeyi 8 bafuna uMnuz Kwazi Mshengu onguSihlalo we-ANCYL KwaZulu-Natal abe wungqongqoshe womnyango othile. |
Uveze ukuthi uMashaba wathumela uMnuz Michael Sun obhekelele ukuphepha komphakathi kuMasipala waseGoli kodwa abantu base-Alexandra bathi abamfuni uyi-fong kong. |
Uveze ukuthi uMasipala uyazama ukuthuthukisa intsha yase Ray Nkonyeni, njengoba bona besewumahamba nendlwana abawunikwa yiwona umasipala, nowenza kube lula ukusebenza. |
Uveze ukuthi uMasipala waseMzimkhulu ubalethele amanzi ngoba ayinkinga kule ndawo yabo kanti namhlanje kuzofika abezempilo bezobafundisa ngokuphepha. |
Uveze ukuthi uMasipala weTheku usuziqalile izinhlelo zokwenza inkampani kamasipala ezobhekela ukusebenza kwamabhasi. |
Uveze ukuthi uMasipala weTheku uthwele kanzima ngoba kunezindawo okuthi uma kunqamuke ugesi amanzi angafinyeleli kuzona. |
Uveze ukuthi uMasipala weTheku uyaziqhenya kakhulu ngentuthuko yaseCornubia ngoba ifana nentuthuko eyenzelwa omntakani abahlala kuma-Estate. |
Uveze ukuthi umatasa upheka i-albhamu yakhe entsha nebhendi yakhe. Uthe ufolosa ngengoma ethi Itoyitoyi ekhuza abantu ngodlame. |
Uveze ukuthi umatasa upheka i-albhamu yakhe yokuqala. |
Uveze ukuthi uma uZuma ehluleka ukukhokha le mali ngesikhathi asibekelwe, inkantolo izokhipha umyalelo wokudlelwa impahla ongumnqamulajuqu. |
Uveze ukuthi umbiko weSIU uzokwethulelwa leli komiti uma usuphothuliwe. |
Uveze ukuthi umbizele inombolo yocingo kadadewabo nekanina ecela ukuthi okungenani abafonelwe ukuze babikelwe ngokuqhubekayo, okuthe ngesikhathi eyolanda ucingo, wezwa uNksz Ngubane ekhala kakhulu embiza efuna usizo. Kuthiwa ubesele noyise kuphela njengoba unina ubesavakashele emzini wenye indodakazi yakhe. |
Uveze ukuthi umcimbi wakhe waminyaka yonke awuhlelayo iCity to City Motivation Tour uzobuya ngoJulayi. |
Uveze ukuthi umema bonke abalandeli bakhe emhlabeni ukuthi bazothola inkululeko, ithemba, injabulo nokholo kule ngoma. |
Uveze ukuthi umfundi ubebhala iMaths ngoLwesihlanu bekulindeleke ukuthi abhale elinye namuhla. |
Uveze ukuthi umholo wakhe eDyambu wawuhlukaniswa kabili, uze kuye nenkosikazi yakhe ukuze angakhokhi intela enkulu yize inkosikazi yakhe yayingaqashiwe eDyambu. |
Uveze ukuthi uMiddendorp osebalwa njengabantu bakuleli ngokwesikhathi asesichithe kuleli unomuzi eThekwini, ePort Elizabeth naseGoli. |
Uveze ukuthi umkhakha wezokundiza uthwele kanzima kwazise iComair imemezela izinhlelo zokudiliza abasebenzi nje kwenzeka esifanayo kwiSouth African Airways (SAA) neSA Express. |
Uveze ukuthi umkhankaso we #GiveHerACrown ubalulekile kuyena futhi kuzoba nendali -auction lapho kuzodayiswa imiqhele engu-16 eyenziwe ngamaciko angu-16, kuthi imali eqoqwe lapho inikelelwe izikhungo ezilwa nesihlava sokuhlukunyezwa kwabesifazane nezingane. |
Uveze ukuthi uMnyango kaZikalala ufake isandla. |
Uveze ukuthi uMnyango wakhe uqale ukungenelela eNorth West ngaphambi kokuthi uhulumeni walesiya sifundazwe ufakwe ngaphansi kweso lomlawuli. |
Uveze ukuthi uMnyango wamlekelela ekutheni athathe isihlalo sobukhosi okwase kuphele iminyaka, ezama ukungena kuso njengoba sasibanjwe nguyise omncane. |
Uveze ukuthi uMnyango wezokuVikela unoR600 million obekelwe ukuxhasa osomabhizinisi abeza nobuchwepheshe obusungulwe kuleli. Ubalule ukuthi kubalulekile ukuthi iNingizimu Afrika ibe nobuchwepheshe bayo obungancikile kobase-USA ukuze kuvikelwe izimfihlo zezwe nokuthuthukisa impilo yabantu bakuleli. |
Uveze ukuthi uMonde odlalwa wuZola Nombona ongomunye wabalingisi abaphambili kulo mdlalo kuzovela ukuthi unodadewabo obengaziwa ozoba ngomunye wabalingisi. |
Uveze ukuthi uMothobi Mvala noRushine De Reuck bazophinde babhekwe uma sekusondele umdlalo kodwa bonke abanye bayimiqemane. |
Uveze ukuthi umphenyi wecala bekusenezinto azicubungulayo ngaphambi kokuthi ambophe njengoba isigameko senzeka eminyakeni eminingi eyedlule. |
Uveze ukuthi umphenyi wecala, uSergeant Lindelani Nkomo ukhathazekile ngoba ipassport kaChiliza isangakuye ngakho kulula ukuthi alifulathele elakuleli, abalekele icala. |
Uveze ukuthi umphongolo ka-oyela ongahluziwe wehlile usuka kwi-USD 65.14 waya kwi-USD 64.16. |
Uveze ukuthi umqeqeshu * -Eric Tinkler ugixabezwe ngenkontileka entsha yeminyaka emibili kwiTeam of Choice. |
Uveze ukuthi umshayeli uthelekelwe ngesibhaxu yilawa malungu ebangeni elingamamitha angu-300 ukusuka lapho kwenzeke khona ingozi, ambuyisela endaweni yesigameko. Kukholakala ukuthi ubezama ukuphulukundlela abaleke. Uthe abezimo eziphuthumayo bazame ukuhlenga oyedwa obelimele njengoba abababili beshonele endaweni yesigameko kodwa naye washonela esibhedlela. Amalungu omphakathi kuthiwa aveze ukuthi umsolwa ubezitika ngeziphuzo eshibhini elikhona endaweni. Kuthiwa udluliselwe emaphoyiseni. |
Uveze ukuthi uMshoza ubemnakekela ngemali engaphezulu kukaR30 000 ngenyanga ukugqiba ihlazo lakhe njengosaziwayo obewulopholo. |
Uveze ukuthi umsolwa ube esephahlaza ingilazi yesicabha, waphuma ngaso. |
Uveze ukuthi umsolwa wambona ngosuku okusolakala ukuthi lo mndeni wabulawa ngalo. |
Uveze ukuthi umsolwa watshela indodakazi ukuthi ingalinge iliphathe igama lakhe uma isibuzwa ngesisu. |
Uveze ukuthi umthetho wesondlo awubhekene kuphela nabantu besilisa kodwa nabesifazane abanawo amandla kodwa abangondli nabo imininingwane yabo izobhekwa. |
Uveze ukuthi umufi ona-19 ushiye usana olunenyanga eyodwa luzelwe. |
Uveze ukuthi umufi ubengesiyena owendawo kodwa wafika ngokuzogana, izihlobo zakhe bazikhomba Obonjeni. |
Uveze ukuthi umuntu othandana naye uyakwazi ukumbhala emafeni noma ningakashadi ukubalekela ukuthi uhlale nomuntu isikhathi eside kuthi uma ushona angatholi lutho ngenxa yokuthi ubengabhaliwe ndawo. |
Uveze ukuthi umuntu othenga i-data eNingizimu Afrika ukhokha imali ephindwe kathathu uma ethenga ewu-20 megabites. |
Uveze ukuthi uMvuzo High ivulwe ngokusemthethweni ngonyaka odlule kodwa isigqekezwe izikhawu eziwu-16. |
Uveze ukuthi umzanyana ukhula ngezigaba nengane esiswini ukuze ukwazi ukuyiphakela ukudla, umoya uphinde uyivikele ingalimali. Zintathu izinto athi zibalulekile ngomzanyana indlela nendawo ohleli kuyo, usayizi wayo kanjalo nendlela ophuma ngayo uma owesifazane esebeletha. |
Uveze ukuthi umzimba ugcina kulesi sigaba esibizwa nge-ketosis, lapho umzimba usuke ususebenza ngamafutha kuphela ukusabalalisa umdlandla emzimbeni wonke. “Isebenza kakhulu kubantu abanqamula ukudla okunama-carbohy-drates. Imvamisa yabo badla kakhulu ukudla okunenyama okwandisa ama-protein namafutha egazini. “Iyindlela eshesha kakhulu yokwehlisa isisindo ngoba ukudla okukhuluphalisa ngamandla njengesinkwa ne-rice, umzimba usuke ungasakutholi. |
Uveze ukuthi unezingane ezintathu ezihlala kubo kanti zona zinazo izitifiketi zasizwa wukuthi zenzelwe wugogo wazo. |
Uveze ukuthi ungene kulo mdlalo ngemuva kokufika kwabantu bamafilimu eNanda ngonyaka odlule befuna umfana weNdiya okhuluma isiZulu. |
Uveze ukuthi uNgobeni ubehlala yedwa eKwenamoloto Moletjie Area, ePolokwane ngoba esondezela umsebenzi. Ubeziphilisa ngokubamba amatoho okwakha nokulungisa amapayipi. |
Uveze ukuthi ungqongqoshe usazocacisa kahle kuleli sonto ukuthi bazosizwa kanjani labo somabhizinisi. |
Uveze ukuthi unguMaNgubane, ngowokuzalwa KwaZulu-Natal, washadela kwaBorotho. |
Uveze ukuthi unina ubakhulise ngothando nenhlonipho okuyinto ayohlezi eyibonga kuyena. |
Uveze ukuthi unomuzi eNanda, kukhona ifulethi alikhokhelayo enkabeni yeTheku kodwa ungowokudabuka eMsinga eMaChunwini. |
Uveze ukuthi uNzama wayazi ngokwenzekayo ngohlelo nakuba ezenza msulwa nongahlangene nokukhishwa kwethenda nokwenyuka kwemali yokuwathenga ngoba ayabelwe uR20 million kodwa imali yanyuka yaya ngaphezu kukaR100 million. |
Uveze ukuthi upheka i-albhamu yakhe entsha. |
Uveze ukuthi uphenyo lwamaphoyisa luveze ukuthi omunye wabasolwa oshonile umataniswa namacala amane okubulala nayisithupha okuzama ukubulala enzeka KwaDabeka. |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.