input
stringlengths
1
130k
Uveze ukuthi ngesikhathi beya kulo mlisa obekuthiwa impahla beyidayiselwa yena ukuphikile ukuthi uyamazi lona wesifazane wathi akaze athenge lutho kuyena.
Uveze ukuthi ngesikhathi ebikela amaphoyisa amluleke ngokuthi athole indawo azogoba kuyo amadlangala nomndeni wakhe okwesikhashana ngesikhathi kusaphenywa.
Uveze ukuthi ngesikhathi efuna ukuyothwasa wabhekana nomqansa wokuthi kukhona abantu abathatha ushansi.
Uveze ukuthi ngesikhathi ejoyina i-TS babevumele ngokuthi bazomnikeza u-70% inkampani ithole u-30% wemali yokucula kwakhe emicimbini.
Uveze ukuthi ngesikhathi esefuna ukungena emsakazwen ngokuphelele, wakhetha ukuyofunda kabanzi ngalo mkhakha nalapho afunda khona eMlwazet Bavundulule Academy.
Uveze ukuthi ngesikhathi esesifuna wamtshela ukuthi unesibhamu ngakho angalinge amphoqe ukuthi asisebenzise.
Uveze ukuthi ngesikhathi ethembisa ukuthi uzohambela bonke abantu baseNingizimu Afrika wayengadlali kodwa wayeqinisile ngalokhu, yingakho eqale eLimpopo, wadlulela eMpumalanga waya eFree State.
Uveze ukuthi ngesikhathi ewina umcintiswano kaMiss SA, kula azisondeza khona nabantu abasethimbeni likaMiss World kuleli futhi wazilungiselela ngalolu hambo azoluthatha manje.
Uveze ukuthi ngesikhathi inkampani yomshwalense ithola isicelo sokukhokhelwa koshonile, ibone kukhona okusolisayo nokushayisanayo yathinta indodana yakhe.
Uveze ukuthi ngesikhathi kubhaliswa ngoJanuwari, wathola ukuthi akavunyelwe ukubhalisa.
Uveze ukuthi ngesikhathi kuvalwe izwe umkhakha wezokuvakasha ulahlekelwe wuR120 billion olethwa yizivakashi zangaphandle.
Uveze ukuthi ngesikhathi sezibhelu amabhizinisi ayizinkulungwane acekeleka phansi kanjalo nengqalasizinda yalimala. Konke lokhu uthe kwenzeke ngenyanga eyodwa uJulayi.
Uveze ukuthi ngesikhathi uhulumeni wobandlululo esungula i-Eskom, Armscor, Sasol nezinye izinkampani wayefuna zimsize ukuthuthukisa umnotho.
Uveze ukuthi ngesikhathi umfowabo edutshulwa, bekukhona indodana yakhe encane emotweni nayo esesibhedlela ngenxa yokulimala njengoba eveze ukuthi inamanxeba amabili okudutshulwa kodwa iyelulama.
Uveze ukuthi ngesikhathi umufi nesoka lakhe begcina ukubonakala ngoMsombuluko kuthiwa babephelezela izihlobo ezazibavakashele.
Uveze ukuthi ngesikhathi uNgizwe ethintwa ngalolu daba umthintile naye wamtshela kodwa wakuthatha njengento encane neyihlaya abelenza.
Uveze ukuthi ngesikhathi uSemenya ehlolwa ngo-2009 wawadla la maphilisi ashiwoyo.
Uveze ukuthi ngesikhathi uZuma eqala ukuyibona indodana yabo, wavele wathi uyabonga, wabe eseyiqabula.
Uveze ukuthi ngeSonto iSwallows izoyidinga "imishudo yasejele" ukuvimba i-Orlando Pirates. La maqembu azotholana phezulu emdlalweni womkhaya baseSoweto ozoqala ngo-3.30 ntambama e-Orlando Stadium, eSoweto. Umdlalo weSwallows nePirates uthathwa njengowomkhaya baseSoweto omdala kwazise womabili la maqembu asungulwa kuleli lokishi lodumo, aqala ukuwudlala ingakafiki iKaizer Chiefs.
Uveze ukuthi ngisho izimfonyo lezi ezisetshenziswa manje kumele zilahlwe ngendlela ukuze zingadali inkinga emfunyweni.
Uveze ukuthi ngisho unina eyolanda izimpahla lapho ebehlala khona noDlamini wamkhomba ngesibhamu.
Uveze ukuthi ngo-2007 ngesikhathi eneminyaka ewu-30 wayenemizi eyisithupha nezimoto ezimbili kodwa kwathi ngo-2009 wacishe walahlekelwa yikho konke.
Uveze ukuthi ngo-Ephreli 17, uzokwenza umcimbi iGospel Jam ePrince's Lifestyle, KwaDukuza.
Uveze ukuthi ngo-Ephreli abasebenzi babo badunwa izimoto beyogoma izinja namakati eMlaza.
Uveze ukuthi ngokocwaningo lwakhe izingozi ezenzeka ngesimo esingaphezulu kwabashayeli zincane kunezidalwa abashayeli ngamabomu. Ubale izingozi ezahlukene ezenzeke esifundazweni athi zenziwe ngamabomu bese kugxekwa uhulumeni.
Uveze ukuthi ngokuhlanganyela neHollywoodbets nakulo nyaka bakhethe ukuyikhipha le mifundaze. Ngonyaka odlule abakhipha ekaR500 000, kubafundi abangu-70.
Uveze ukuthi ngokujwayelekile isimo esifuze lesi sisuke siwumkhokha okuyinto eyake yenzeka phambilini.
Uveze ukuthi ngokwenkolo yamaNazaretha akuvumelekile ukuthi unkosikazi ashade okwesibili uma eshonelwe yindoda kodwa indoda kuvumelekile ukuthi ingamthatha omunye unkosikazi uma kungukuthi ushonile owokuqala.
Uveze ukuthi ngokwezibalo zabashonayo iKwaZulu-Natal ilele endaweni yesine ilandela i-Eastern Cape, Gauteng neWestern Cape.
Uveze ukuthi ngolwazi olukhona abebephethe izibhamu bebeqhamuka emahostela nasezingxenyeni ezehlukene KwaZulu-Natal.
Uveze ukuthi ngoLwesihlanu iJaji Keoagile Matojane, lithe aluqhubeke uhlelo lokudla impahla yowayebhekelele ukusebenza kweVBS uMnuz Robert Madzonga ukuze kubuyiswe uR1.5 billion owahamba kuleli bhange.
Uveze ukuthi ngoMeyi nonyaka uye koshaya ipasi elisha ezitshela ukuthi inkinga izolunga kodwa bamtshela ukuthi inkinga abhekene nayo ingase ilunge ngo-2022.
Uveze ukuthi ngonyaka odlule, angu-30.78% amakhasimende anxeshezelelwe ukushona. Kuwona, umdlavuza uhamba phambili ulandelwe yizifo ezihlobene nenhliziyo, izinkinga zokuphefumula nohlangothi.
Uveze ukuthi ngonyaka odlule inkukhu yangaphandle ithole uR6 billion ngokudayiswa kuleli.
Uveze ukuthi ngonyaka wezimali ka-2016/17, abasebenzi bakahulumeni babelinganiselwa ku-1.1 million imiholo yabo ingu-R200 billion. Ngonyaka ka-2018/19 abasebenzi bebelinganiselwa ku-1.2 million kodwa imihlomulo ingu-R500 billion.
Uveze ukuthi ngosuku bahlela ukuqoqa amaphayinti egazi awu-5 000 ezweni jikelele kodwa lokhu akwenzeki selokhu kuqubuke iCovid-19.
Uveze ukuthi njengamanje i-United States inemiphongolo ewu-414 million kawoyela ongahluziwe, okuyisikalo esingaphansi ngo-8%.
Uveze ukuthi njengamanje sebevele bakhetha ukuphuma bamlaxaze unina usehlala yedwa, nale ngane ayihlukumezayo encane izalwa nguye.
Uveze ukuthi njengamanje umatasa estudiyo upheka i-albhamu yakhe ezophuma cishe ezinyangeni ezimbili ezizayo.
Uveze ukuthi njengasemihleni ugqokiswa nguPineApple Designs kanti nasemncimbini wamaSouth African Music Awards (Sama) ubegqokiswe nguyena enye yezingubo zakhe.
Uveze ukuthi njengoba bekholwa ukuthi isinqumo secala sisazobavuna ayikho enye indawo abayibhekile ukuthi ibe yikomkhulu lebandla ngaphandle kwaseBuhleni.
Uveze ukuthi njengoba enenhlangano iLalela Mswane Foundation ayiqale ngoJuni ngonyaka odlule uzimisele ngokuthi asebenzise yona kakhulu ukusiza intsha yakuleli ekhulele ezimeni ezinzima.
Uveze ukuthi njengoba esehlala ngokuhlukana nomfundisi futhi bedivosa, usethathe nesinqumo sokuyeka nesonto eliphethwe yilo mfundisi.
Uveze ukuthi njengoba kuyiwa kuKhisimusi abasebenzi abangaholi kahle bazothwala kanzima ngoba imali izophelela ezindlekweni zokuthenga uphethroli, ugesi, ukukhokhela omalume abathutha izingane, imali kamasingcwabisane nezinye izikweletu.
Uveze ukuthi njengoba kuzoqala i-Administration Adjudication of Road Traffic Offences (Aarto) ngoJuni wonyaka ozayo, kuzobashubela abaphula umthetho.
Uveze ukuthi njengoba lo mdlalo uhamba phambili ngababukeli, nakulokhu abangabazi ukuthi uzoqhubeka nokwenza kahle njengoba usazodonsa ababukeli.
Uveze ukuthi njengoba umdlalo ubuya bazophinde bayokwethula ngokusemthethweni izingoma ezidlalwa kuwona ngo-Ephreli 4, eGoli njengoba bezingakaze zethulwe khona. KwaZulu-Natal sezethuliwe izingoma zalo mdlalo njengoba umcimbi wokwethulwa kwazo ubunyakenye eThekwini.
Uveze ukuthi njengomnikazi weNgwenya Foundation esiza intsha efuna ukufunda nehlaselwe yizidakamizwa, kuningi asekufundile ngempilo nendlela abantu okumele baphile ngayo.
Uveze ukuthi njengomuntu othandayo ukujabulisa abantu ngomculo, okunye azokudalula ukuthi yini umuntu okumele ayenze ukuze abe yiciko elijabulisa abantu ngomsebenzi elisuke liwenza.
Uveze ukuthi njengoSihlalo weKomiti lokuQondisa ubuGwegwe unqindwe amandla okuphenya izinsolo ezibekwa uMalema nabaholi abaphezulu bale nhlangano.
Uveze ukuthi nohulumeni nezikhulu zikahulumeni waKwaZulu-Natal zizophenywa ukuthi ziphila ngokwamandla azo kusukela kuNdunankulu kuya kubasebenzi abahlukene.
Uveze ukuthi nokuba seduzane nendodana yakhe uThapelo (Khabzela) nayo elingisa kulo mdlalo, kumenze wathokoza emoyeni.
Uveze ukuthi noma kunekhadi eli-virtual kodwa lisazoba khona neliphathwayo.
Uveze ukuthi noma ngabe abantu bayamthanda noma abamthandi kodwa uyilento abayibonayo, iyinhle noma iyimbi.
Uveze ukuthi noma ngabe yisiphi isikhungo noma isikole salolu hlobo esifaka igama noma i-logo yale nyuvesi uma sikhangisa nakwisezincwadini zaso zokwenza isicelo, senza ubugebengu ngakho sizothathelwa izinyathelo zomthetho.
Uveze ukuthi ocwaningweni labo langaphambilini amadoda amaningi alamukela leli philisi athi inqobo nje uma lingeke livale inzalo.
Uveze ukuthi odokotela babathinta nsukuzonke bebatshela ukuthi basebenza amahora amaningi futhi uma bekhala izikhulu zezibhedlela azibanaki.
Uveze ukuthi odokotela bebecabanga ukuthi unofuba kodwa emasontweni adlule bathola ukuthi yiTB yesisu.
Uveze ukuthi odokotela ngesikhathi bemxilonga bakhale ngeBP ebidla amagalane nezinga lamafutha amaningi emzimbeni (Cholesterol).
Uveze ukuthi okubuhlungu abalesi siteshi bamcishise nekhasi lakhe leFacebook ukuze abantu bangakwazi ukumthola.
Uveze ukuthi okumchaza kakhulu ngegoli likaMbule, ukuthi bese kuphele isikhathi eside exabana naye ngenxa yokungashayi magoli.
Uveze ukuthi okumjabulisa kunakho konke wukuthi baphekwe ezinkulisa zeqembu.
Uveze ukuthi okumphatha kabi wukuthi esikoleni batshelwe ukuthi udaba kumele balulungise bona ngaphandle ngoba alwenzekanga emagcekeni esikole.
Uveze ukuthi okunye abakujabulele engomeni ethi Ijele ukuthi idlulisa umyalezo wokuthi abantu bangahlukumezani emishadweni abakuyona njengoba ingelona ngempela ijele.
Uveze ukuthi okwamanje ngeke bamusho umlingisi ozoshona kulo mdlalo okuzokwenza ukuthi kube khona impi enkulu kule mindeni.
Uveze ukuthi okwamanje usematasa nokuqopha izingoma kodwa ne-albhamu bazoqala amalungiselo ayo maduze.
Uveze ukuthi okwamanje usestudiyo lapho epheka khona ingoma noDJ Tira noPrince Bulo.
Uveze ukuthi okwashiwo wumfundisi uNgubane kwakungeke kube ngamanga ngoba nguyena owayeqokwe nguyise ukuthi ahole ibandla uma eseshonile.
Uveze ukuthi okwenza angabazweli omakhelwane bakhe, wukwedelela kwabalandeli beziMpofana abakutshengise abePirates ngaphambi komdlalo wamanqamu weChampions League.
Uveze ukuthi okwenze bangaphumeli obala ngokubuya kwalo mdlalo ukuthi kuke kwaba nezinxakanxaka ngaphakathi kushintshwa abalingisi.
Uveze ukuthi okwenze uNokwanda ahlale iminyaka eyisithupha ukuthi umndeni ubungafuni ukukhokha, wamdedela ngo-2017 ngoba ubabekazi wakhe ethe kuzomele afune itoho azikhokhele.
Uveze ukuthi omakhelwane bezwe kukhala izingane isikhashana kodwa zabuye zathula. Abadala uthe abazange bazwakale bekhala.
Uveze ukuthi onaso akawuboni umehluko phakathi kobusuku nemini, yingakho abanye bebanjwa bentwayiza emgwaqweni ngisho ebusuku. Ukhale ngokuthi lesi sifo aselapheki kodwa kunemishanguzo edambisa kuphela ukukhohlwa okwesikhashana. Yize lesi sifo kuthiwa sihlasela kakhulu izalukazi, uChidavanzi uthe siyenzeka nakulabo abasebasha. Uthe izidakamizwa nazo zinomthelela kulokhu.
Uveze ukuthi onyakeni wezimali ka-2019/2020 iSapo ilahlekelwe wuR1.7 billion.
Uveze ukuthi ozakwabo babengalindele wayebafihlele induku emqubeni ngalo mdanso osuyintandokazi.
Uveze ukuthi phezu kokuba ekulo mkhakha kodwa ngeke awushiye owobumeli ngoba yomibili imsebenzi ayenzayo isondele enhliziywe yakhe.
Uveze ukuthi sebehambise imigqomo kadoti ukuze kufakwe kuyo amanzi okuhlanza. Namanje basazama ukudingida udaba neMenenja yaseNkantolo ngoba ngeke abasebenzi babo basebenze esimeni esinje.
Uveze ukuthi sebekhokhe uR41.6 billion kubantu abawu-9.5 million abadiliziwe ngesikhathi seCovid-19.
Uveze ukuthi sebemi ngomumo ukwamukela abafundi ezikoleni njengoba ekupheleni kwenyanga kumele bebe sebebuyele bonke esikoleni. Uthe bazoba nohlelo lokuthi bashintshane ngezinsuku zokuya esikoleni, wanxusa abazali ukuthi balekelele abafundi ngokuthi bafunde emakhaya.
Uveze ukuthi sebengu-3 763, abantu abahaqekile, wathi asebeshonile bangu-64 esifundazweni. Uthe iTheku lisahamba phambili ngabahaqekile abangu-2 254 kanti abashonile bangu-54.
Uveze ukuthi sebenikele ngempahla kagesi ebiza uR3.92 million kwiThe Appliance Bank kanti ebiza ngaphezu kukaR61 000 inikelelwe abantu baKwaZulu-Natal emasontweni ambalwa edlule.
Uveze ukuthi sebeqalile ukukhankasela i-ANC ukuqinisekisa ukuthi inqoba ngamalengiso.
Uveze ukuthi sebethole imibiko ngokugcwala kwamagumbi amukela abantu abagula kakhulu, kwezinye izibhedlela ezizimele eThekwini. Ugqugquzele bonke ababeye emicimbini ukuthi basebenzise iCOVID-Alert App bayifake kumaselula abo ukuze batholakale kalula.
Uveze ukuthi sekunedolobha elibizwa nge-smart-city eliseLanseria, eGauteng elizoba nabantu abawu-350 000 kuya ku-500 000 eminyakeni ewu-10 ezayo.
Uveze ukuthi selokhu abuya ekulimaleni ubeqala ukujima ngokuphelele inyanga nohhafu.
Uveze ukuthi selokhu kwathengwa ilungelo leThanda (Royal Zulu FC) kube nokushintsha kwesimo kubantu abesebenzisana nabo nokwenze wafikelwa umqondo wokuthi kukhona okushaya amanzi.
Uveze ukuthi selokhu uKomphela aqala ukusebenza kwiChiefs babili kuphela abadlali abasayinisile abangaphansi kwesitebela sakhe.
Uveze ukuthi selokhu unina ehlala ngokuhlukana noyise, ujabule ngendlela eyisimanga.
Uveze ukuthi sezike zazama ukungena ngenxa yokuthi indlu inopotsho abaningi. Uze amboze nangezingubo zokulala lapho kudilike khona ngoba nemali yokuthenga ukhethe ayikho.
Uveze ukuthi sifika ngokushesha bese siyaphela kusale isiphepho esijwayele ukudala umonakalo.
Uveze ukuthi sinzima isimo abakusona ngoba abazazi ukuthi kumele bahlelele ukudlala esigabeni esikhulu noma kwiNational First Division (NFD).
Uveze ukuthi ubefakelwa imali engaphezulu kukaR15 000 ekhadini likaphethroli ngenyanga kodwa indlela abehamba ngayo, bekuphela amasonto amabili eseyiqedile leyo mali esedla isikweletu ekhadini.
Uveze ukuthi ubekufisa ukuba yingxenye yalo mdlalo naye akhule ewubuka.
Uveze ukuthi ubekwenza lokhu ekuxuba nesikole.
Uveze ukuthi ubengaseneme ngempilo ayiphilayo njengoba ubesengumuntu ohlale enolaka, ongafuni ngisho ukudlaliswa.
Uveze ukuthi ubengekho ngosuku lwesigameko, ematasa nomsebenzi uze wabuya ekhaya ngoJanuwari 2.
Uveze ukuthi ubesekulinde ngabomvu ukuthi abantu bakuleli bahlangane noSiya, oyinsizwa ebukekayo futhi ezithandayo.
Uveze ukuthi ubezibhekile kwiBest Newcomer, Best Song kanjalo nale ayiqokelwe. "Khona angithokozile ngendlela ekwenzeke ngayo ngoba i-albhamu yami iyashisa. Ngisho nakwiYoutube seyibukwe abantu abangaphezulu kuka-R6 million.
Uveze ukuthi ubheke phambili ekusebenzeni nabantu abamnyama ukuze bazi kangcono ngalemikhakha.
Uveze ukuthi ubonga nozakwabo amfica kulesi siteshi, uNokwethemba Ngwane, omkhulisile kulo mkhakha wezindaba nokubika uma kade eyocoshela ngaphandle ukuze kuzwakale kahle emsakazweni.