input
stringlengths
1
130k
Uveze ukuthi indlela abazojajwa ngayo izogxila kakhulu endleleni abaphendula ngayo nabadlala ngayo kanjalo nasendleleni abagqoka ngayo.
Uveze ukuthi indodakazi yakhe ibisihlale kwaDube iminyaka eyisithupha kanti kwaNjakazi abasebenzi njengoba beziphilisa ngokudayisa amashidi ombhede.
Uveze ukuthi iNeasa neSeifsa zifuna ukuholela abasebenzi imali encane zize zithi vele uhulumeni ubeke i-national minimum wage ku-R21 ngehora.
Uveze ukuthi ingozi yenzeke ngemuva kokuthi imoto iqhunyelwe yisondo. Uthe uPhakathi ubehamba nabangani bakhe ababili ngesikhathi kwenzeka ingozi kodwa bona basinda.
Uveze ukuthi ingqungquthela imnike umsebenzi wokuthi akhulise iqembu kuzo zonke izingxenye zesifundazwe, ukuze ligcine likwazile ukusibuyisa libe wuhulumeni.
Uveze ukuthi inhloso yakhe enkulu ngalolu hlelo wukugqugquzela indlu emnyama ngokubaluleka kokushesha uhlonzwe umdlavuza nokukhuthaza impilo engcono.
Uveze ukuthi iningi lomama abazala izingane singakafiki isikhathi, abakwazi ukukhiqiza ubisi lwebele okwenza ukuthi zingakwazi ukuthola umsoco ovela kulona.
Uveze ukuthi iningi lothisha ligqigqa kodokotela bengqondo elinye lilele ezibhedlela ngenxa yokuthi uMnyango wezeMfundo awufuni ukuvula izikhala ezintsha.
Uveze ukuthi injabulo yabo ayiphelele ngoba abakutholanga akade bekufisa, ukuthi kunyuswe intela ngo-82% kodwa uyathemba kusazoxoxwa neBrazil ne-European Union ukuze la mazwe ayeke ukubulala imboni yenkukhu yakuleli.
Uveze ukuthi inkinga abhekene nayo kwakuyinto eyaqala incane kodwa yakhula yaba yinto enkulu.
Uveze ukuthi inkinga yokuphefumula yiyona egcine ijuqe umufi.
Uveze ukuthi iNkosi uKhanyile ithe inkomo ayinaso isigxivizo esiqinisekisa ukuthi ngekabani.
Uveze ukuthi inkulumo yakhe igcine isigxile emadodeni ngenxa yokuthi izigameko eziningi ezibikwayo ngezokuhlukunyezwa kwabesifazane nezingane.
Uveze ukuthi into emenza ahambisane nesikhathi yingoba ufuna abalandeli bakhe bazi ukuthi usebuyile.
Uveze ukuthi intsha kumele ibambe iqhaza ekukhiqizeni umthunzi wezinkukhu
Uveze ukuthi inyanga imyalele ukuthi akahlale esipontshini phansi, maqede yamhogelisa okuthize.
Uveze ukuthi inzikamnotho yango-2009 iyona eyamvula amehlo njengosomabhizinisi ngoba wayekade engazitsheli ukuthi kunezimo zangaphandle ezikwazi ukukhinyabeza ibhizinisi.
Uveze ukuthi iphelile indaba yokuthi abasakazi bathole izinkontileka zeminyaka emithathu emsakazweni, kwabuyelwa kweyonyaka owodwa.
Uveze ukuthi isaneminyaka emithathu kuphela ithathe izintambo ngemva kokukhothama kukayise.
Uveze ukuthi iSars kufanele iqinisekise ukuthi umkhokhi wentela usho okungeyikho ngenhloso ngaphambi kokumbeka icala.
Uveze ukuthi isifiso sakhe uma eseqede isikole afunde kabanzi ngezamabhizinisi ukuze naye agcine ephumelele kulo mkhakha.
Uveze ukuthi isigaba sabo sokudiliza abasebenzi sibasize ukuthi bonge uR23 million. Sebezoqala isigaba sesibili sokudiliza.
Uveze ukuthi isijeziso esinikwa uNksz Ngcobo sikhombisa ngokusobala ukuthi abaholi be-ANC nabo kufanele bawulandele umthetho.
Uveze ukuthi isililo esasikhalwa intsha yakuleli ngaphansi kwesiqubulo esithi #OpenTheIndustry, basebenze ngaphansi kwaso.
Uveze ukuthi iSilo besesiphefumula ngemishini ngesikhathi sisebhedlela njengoba besingasakwazi ukuziphefumulela ngenxa yokugula nezinso namaphaphu kungasasebenzi kahle. Uveze ukuthi ngokuhamba kwesikhathi isimo sikhombise ukuba ngcono, sakhishwa nasemishinini. Uthe isimo sibuye saba sibi kakhulu, sagcina sikhotheme.
Uveze ukuthi isimo sibe sibi ngendlela yokuthi kuze kwakhishelwana izibhamu, Igcokama laze lashaywa ngezimpama ngabanye abebesegcekeni.
Uveze ukuthi isinqumo sokuvulwa kwamabhizinisi sincike nasembikweni wethemba elibhekelele ukubhebhetheka kweCovid-19 eliholwa wuNgqongqoshe wezeMpilo, okuyilona elizohlahla indlela eya phambili.
Uveze ukuthi isithembu usaze ngomunye wabangani bakhe ophuma ebukhosini owayeke agonyuluke ngezinye zezingqinamba ahlangabezana nazo emshadweni wakhe. Izingxoxo zabo uthe zazimvezela ukuthi akumnandi, okwenza ukuthi aziqhelelanise naso.
Uveze ukuthi isitolo sakwaSpar naso sinesivumelwano nohulumeni ukuthi intsha ekhiqiza ukudla ikuthumele kusona.
Uveze ukuthi isivumelwano samaholo esidala siphelelwe yisikhathi ngoJuni 30 ngakho baye baqala izingxoxo ezintsha nabaqashi.
Uveze ukuthi isizathu sokuthi angapiki muntu kule albhamu wukuthi usafuna ukukhula njengoba kuseyi-albhamu yakhe yokuqala.
Uveze ukuthi isomiso senza abalimi bahluleke wukukhokhela izikweletu zabo ngoba uma isivuno sisincane kusho ukuthi abakwazi ukwenza inzuzo.
Uveze ukuthi isu elimsebenzele kakhulu ukuze aphume nemicabango nesixazululo ngezamabhizinisi, wukugxila kwakhe ocwaningweni, azijwayeze ukulwenza ukuze abe nolwazi olunzulu ngento ayenzayo.
Uveze ukuthi Ithala likulungele ukuba yibhange likahulumeni nokuguqula impilo yabantu baseNingizimu Afrika, ikakhulukazi labo akade bengakwazi ukufinyelela ezinsizeni zezimali, abale kubo abahlala emakhaya.
Uveze ukuthi ithawula uze waliphonsa ngemuva kokukhuluma nesithandwa sakhe ocingweni, lapho esimtshela khona ukuthi sithunjwe ngabantu abathathu futhi sebesiphuzise notshwala.
Uveze ukuthi iTheku lizokwehlisa isisi esilimaza imvelo ngo-40% ngo-2030, lesi sibalo bahlela ukusinyusa sifike ku-80% ngo-2050.
Uveze ukuthi i-UIF isikhokhe uR13.3 billion ukulekelela abasebenzi abawu-2 401 973 abasebenza ezinkampanini ezithikanyezwe yi-Covid-19.
Uveze ukuthi i-UPL yasha emuva kwezinyanga ezintathu iqale ukusebenza kanti lokhu kusho ukuthi iqale umsebenzi ngaphandle kokuthola imvume efanele.
Uveze ukuthi ize ibe khona le filimu nguye owathola umuntu owababoleka imali yokuqopha.
Uveze ukuthi izibalo zabafundi ziyathembisa kulo nyaka kangangoba wonke amakilasi anabafundi futhi bathole ukuthi isikole esiwumakhelwane okuyiswe kuso othisha, besingabadingi kuthiwa abanye abenzi lutho.
Uveze ukuthi izibalo zabagulayo zehlile emasontweni adlule kwazise esontweni lika-15 iKwaZulu-Natal ibinabantu abawu-606 abaneCovid-19, kwelika-16 bebewu-555.
Uveze ukuthi izigameko eziningi ezifuze lezi ziyenzeka endaweni kodwa zikhulunyelwa phansi, kazibikwa okwenza izigilamkhuba zingajezi.
Uveze ukuthi izindela beziphethwe wumkhuhlane izinsukwana ezimbalwa ngaphambi kokubheduka kwesivuvu sesibili seCovid-19 sazitshela ukuthi ziziphathelwe wumkhuhlane ojwayelekile.
Uveze ukuthi izindlu ezidiliziwe kule ndawo bezingakahlali muntu, zisakhiwa wathi ebezinabantu azidiliziwe njengoba kusaqhubeka izingxoxo.
Uveze ukuthi izinga lokuphasa linyuke ngo-11.99% lisuka ku-88.01% ngo-2018 kwathi ngonyaka odlule kwaphasa wonke umuntu bethola u-100%.
Uveze ukuthi izingane zakhe nazo zizolulekwa futhi kuqinisekiswe nokuthi ziphephile.
Uveze ukuthi izingane ziyahluleka nokuthola izibusiso kubantu abadala uma zivakashele emakhaya ngoba zilibala ukukhuluma isiNgisi.
Uveze ukuthi izinkampani eziseRichards Bay, namaphethelo zivamise ukudinga abantu abanamakhono athile yingakho abona kungcono ukuthi aqale uhlelo lokuqeqesha abantu.
Uveze ukuthi izinkundla okuzodlalelwa kuzona bezingakaqokwa, okwamanje ukuthi eminye imidlalo izodlalelwa ekuhambeni, kuthi eminye ibe kuleli.
Uveze ukuthi izinto zihamba kahle kuyona njengoba enabasebenzi abayisithupha abaqashwe ngokugcwele kuyona nabane abaseyitoho.
Uveze ukuthi iziphathimandla zikamasipala zihlanganile nomphakathi emizameni yokuthola umkhondo ngokushiswa kwalesi sakhiwo sikahulumeni kodwa alikho nelilodwa ilungu lomphakathi eliveze ukuthi linolwazi. Lokhu kubashiya bedunguza ebumnyameni ngalesi senzo kodwa banethemba lokuthi amaphoyisa azokwenza umsebenzi abambe abathintekayo ngokushesha.
Uveze ukuthi izitshudeni ezisengcupheni yokutheleleka ngenxa yesimo sezempilo ziyagqugquzelwa ukuthi ziqhubeke nokufunda ngohlelo lwe-online.
Uveze ukuthi izolo kuphinde kwabulawa amaphoyisa amabili eKapa, adutshulwe enza umsebenzi wawo. Ugcizelele ukuthi amaphoyisa nawo kubalulekile ukuthi awuhloniphe umsebenzi wawo angahlali noma yikuphi. Ngemva kokuthi elinye iphoyisa elibulewe eMpangeni, kulawa amane abengcwatshwa, kuvele ukuthi libulawelwe endaweni yokucima ukoma.
Uveze ukuthi iZululand yabelwe uR14 million kwezolimo ngakho lesi sivuno kufanele sibe khona.
Uveze ukuthi kamuva, zikhona izimpahla ezitholiwe ebezithukusiwe, kwakhona oboshwayo kodwa kulezo mpahla azikho okungezakhe.
Uveze ukuthi konke kuzocaca ngo-Ephreli 1 uma sekuqala unyaka omusha wezokusakaza weSABC. Uthe uKhozi luye lumemezele ngokusemthethweni uma seluziqedile ngezingxoxo nabo bonke abasakazi. “Ngaphandle kokukhuluma ngezinhlelo, inhloso yalezi zingxoxo kusuke kuwukuthola nokuthi yibaphi abasakazi abasazimisele ngokuba semsakazweni nokuthola ukuthi yibaphi abazimisele ngokungazivuseleli izinkontileka zabo ngenxa yamadlelo aluhlaza,” kusho umthombo.
Uveze ukuthi konke okuzobe kwenzeka kulo mcimbi kuzobe kuqoshwa ukuze abantu bezokwazi ukuthola amaDVD.
Uveze ukuthi konke sekumi ngomumo mayelana ngamalungiselelo omgubho wesifundazwe weJanuwari 8, ozoba seSouth Coast ngeSonto.
Uveze ukuthi kuba khona izinguquko eziningi uma sekuzoqala isizini entsha.
Uveze ukuthi kube nzima ukuchazela abadala ekhaya ngoba bakholwa ngokubona ijazi ukuthi usuqedile ukufunda.
Uveze ukuthi kubona bekukhona amaKhatholika awu-25 aphuma emasontweni ahlukene.
Uveze ukuthi kuboshwe nezigebengu ebezifunwa ngamacala ahlukene.
Uveze ukuthi kubo wayengeyona nengane ehlakaniphile kodwa ngenxa yothando ayenalo lwemfundo wabekezela futhi wakholelwa ekutheni uzophumelela emfundweni.
Uveze ukuthi kuhlelwe ukuthi kube khona abasondelene nomndeni kuphela yingakho ikhulunyelwa phansi eyomngcwabo.
Uveze ukuthi kuke kwaba nesigameko lapho uZondi ecishe washayisa ngemoto uZimdollar ehamba noDlamini beyongena kwelinye ihhotela eThekwini.
Uveze ukuthi kukhona ingcosana yabalandeli eyazwakalisa ukungamthakaseli uZimele omusha bemqhathanisa noMpumelelo, begxeka nangendlela akhuluma ngayo isiZulu.
Uveze ukuthi kukude lapho ephikelele khona kule ndima njengoba esafisa ukuzibona nakweminye imidlalo yethelevishini futhi elingisa indawo eqavile.
Uveze ukuthi kuleli sonto uKhaya noNokuthula bayaqala ukuqopha njengoba beyobuya ngesonto elilodwa nokuyogcina ngalo ukubonakala kukaMaNgcobo kulo mdlalo.
Uveze ukuthi kule ngqungquthela bekukhona izithunywa ze-ANC okubalwa uMnuz Malusi Gigaba, wakuqinisekisa ukuthi umhlangano wayizolo yiwona ozocacisa.
Uveze ukuthi kulesi sibalo kubalwa nalabo akade behleli emakhaya ngesikhathi kuvalwe izwe abakwazile ukubuyela emsebenzini.
Uveze ukuthi kulezi zinsuku uphusha i-albhamu yakhe Izulu ayikhiphe ngoNovemba wonyaka odlule. Ngaphandle kwakho kukhona nokunye akwenzayo okuzovela maduze.
Uveze ukuthi kulo mdlalo kuzogqama nezindaba ezimayelana nesimo samanje eNingizimu Afrika, ezothando nokunye.
Uveze ukuthi kulo mdlalo uzofika ezobona uSbonga okuwumngani wakhe omdala ababekhula naye.
Uveze ukuthi kulo nyaka umasipala uqale ukusebenza uswele uR46 million wokuthi wenze umsebenzi wawo ngenxa yokuthi yonke imali ilahlekile.
Uveze ukuthi kulo nyaka, uMnyango wamaBhizinisi amaNcane unikwe uR4 billion ukuthuthukisa amabhizinisi aselokishini nasemakhaya, ngakho bafuna ukuzwa ukuthi sekwenzekeni?
Uveze ukuthi kulo nyaka uzokhipha i-albhamu entsha.
Uveze ukuthi kumaCrown ubeqokwe ngengoma yakhe ayikhiphe ekuqaleni kwalo nyaka ethi Ingeyakho, emkhakheni weBest Contemporary Gospel Song.
Uveze ukuthi kumanje i-NFP imkweleta imali engaphezulu kuka-R200 000, abekhokhela ngayo amahhovisi nezisebenzi.
Uveze ukuthi kumanje sikhona esinye isifo esizayo esizogulisa abantu esihlobene neCovid-19, esikhathaza amalungu omzimba kubantu.
Uveze ukuthi kumele iqiniswe eyemingcele kuleli.
Uveze ukuthi kumhlukumeze kakhulu umdlali wakhe ukuphenduka ukudla kwebhentshi kwiChiefs. Kugcine kumenza aphelelwe ukuzethemba.
Uveze ukuthi kumphatha kabi ukusabalala kwalama hlebezi ngoba kuzodicilela isithunzi sakhe
Uveze ukuthi kumphoxile kakhulu ukungafiki kukaMsizi Shembe noSentle Lehoko.
Uveze ukuthi kumsizile ukuba nomuntu ofana noZimdollar eduzane kwakhe njengoba kukukhulu akufunde kuyena.
Uveze ukuthi kumthathe amasonto amabili ukululama kahle kwazise uze wabuyela emsebenzini ngoJulayi 27 emuva kokuhlolwa anikwe nemiphumela eshoyo ukuthi iCovid-19 ayisekho kuye.
Uveze ukuthi kumthathe cishe iminyaka emihlanu ngaphambi kokuthi iphupho lakhe lifezeke.
Uveze ukuthi kunabasebenzi abakhokha uR56 wokugibela ngosuku kwazise bagibela kabili uma beya noma bebuya emsebenzini. Ngenyanga labagibeli bazokhokha uR1 176. Kwezinye izindawo amatekisi angayi ezindaweni ezikude abiza uR18, u-Abrahams uthe lokhu kuzozwela ephaketheni.
Uveze ukuthi kunamagumbi awu-8 emahhovisi eBosasa obekufihlwa kuwo imali yokugwaza.
Uveze ukuthi kunamalungu omndeni wakhe amabili elinye eliwudokotela nawo athola ukuthi aneCovid-19 ngesikhathi naye esalwa naleli gciwane.
Uveze ukuthi kunebhuku abalibhalile elizosiza abanikazi bezindawo zokudlela esikhathi samanje.
Uveze ukuthi kunemali eqoqwa kumalungu e-EFF asePhalamende, akwiziShayamthetho bese leyo mali yenza amaphathi emuva kwemihlangano yobuholi obuphezulu beqembu.
Uveze ukuthi kunemali yakhe abeyibekile elinganiselwa kuR25 000 nayo abakhale bamuka nayo. Uthi akazi ukuthi uzothathani ahlanganise nani ukuze impilo yakhe iqale phansi ibuyele esimweni esejwayelekile.
Uveze ukuthi kunengoma esanda kuphuma apikwe kuyo wumculi waseTanzania u-Abbah. Iphuma nje, yena umaketha eyakhe ethi Wena Wedwa.
Uveze ukuthi kuneqeqebane eliwongom’ uyayona elimsole ngokuthi udle imali ebinikelelwe ukwakha le ndlu njengoba imali yeminikelo yayifakwa kwi-akhawunti yakhe yasebhange.
Uveze ukuthi kunesikhathi lapho abona uR. Kelly elala nomngani wakhe e-studio owayesafunda isikole kodwa wathula ngoba wayesanesifiso sokuba ngumculi. Uqhube wathi wabazisa ku-Aaliyah Dana Haughton owayeneminyaka engu-12 ayethembise ukumenza umculi odumile.
Uveze ukuthi kunezinhlelo ezizomenyezelwa wuMnyango waMandla nokuMbiwayo zokufaka ugesi owu-2 000 megawatts ozobhekelela izimo ezibucayi.
Uveze ukuthi kunezinhlelo zokugumba kabusha amathuna amadala ukuze kuvuleke izikhala eziwu-550 000 ezindaweni ezehlukene zeTheku.
Uveze ukuthi kunezinhlelo zokuthi kusungulwe ithimba elizohlola abelaphi liqinisekise ukuthi bangabelaphi ngempela bese becijwa banikwe nezitifiketi abazozilengisa odongeni ezikhombisa ukuthi bakufanele ukwenza lo msebenzi.
Uveze ukuthi kunezinsolo zokuthi ngeSonto ekuseni, lo mlisa wathatha abesifazane ababili endaweni yokudla waya nabo endlini yakhe epulazini eliseduze. Uthe kwaba nengxabano phakathi kwabo emuva kokuthi bemtshele ukuthi sebefuna ukugoduka.
Uveze ukuthi kungaba wenza ubudedengu obuyisimanga uma engangawasebenzisa amava eminyaka ewu-15 awathole esebenzela uSuthu, ukuziqophela owakhe umlando.