input
stringlengths
1
130k
Uveze ukuthi abanavalo lokubhekana neTS noDlamini enkantolo ngoba inkantolo isebenza ngobufakazi.
Uveze ukuthi abangabazi ukuthi abantu bazowuthakasela lo mdlalo njengoba kwakwenzeka nasekuqaleni.
Uveze ukuthi abanikazi bamathaveni awu-250 000 basengcupheni yokuvala amabhizinisi abo.
Uveze ukuthi abantu abakwaziyo ukubanika isiqiniseko sokuthi bazothola imali yabo iphelele yilabo ababefake uR100 000 nangaphansi.
Uveze ukuthi abantu abanayo kahle imali kulo nyaka ngenxa yeCovid-19 eholele ekutheni bancishiselwe amaholo, nezibhelu ezenzeke ngoJulayi eGauteng naKwaZulu-Natal.
Uveze ukuthi abantu abane basesimeni esibi esibhedlela kanti abathathu abalimele kakhulu.
Uveze ukuthi abantu bakuleli abebecabanga ukuthi bayayazi le ntokazi, bashaye phansi njengoba manje sebezoyazi kangcono kulolu hlelo.
Uveze ukuthi abantu bavumelekile ukushintsha amathikithi abo ukuze bakwazi ukushintsha izinhlelo zokuhamba.
Uveze ukuthi abantu bayakhohlwa ukuthi osaziwayo nabo bangabantu, ngesinye isikhathi kumele bake bazame ukungena ezicathulweni zabo.
Uveze ukuthi abantu bayathuka uma behlangana naye ngoba basuke belindele lo muntu abasuke bembona emdlalweni kanti uhluke kakhulu.
Uveze ukuthi abanye abantu ngeke bathenge izinto ezingenasidingo kodwa bazogxila kwigilosa nokunye okubalulekile njengoba beshayekile emaphakatheni.
Uveze ukuthi abanye abaseshi abaphenya ngezibhelu zasePhoenix yibona abaphenyayo ngokusocongwa kwabantu abangu-13 ezigamekweni ezimbili zokudubula eMlaza.
Uveze ukuthi abanye abathengi babheka uhlobo, ikakhulu laba abafuye amaNguni kanti abanye babheka ukuthi isilwane singakanani ngokweminyaka, yinsikazi noma yinkunzi, yinkabi njalonjalo.
Uveze ukuthi abanye abaxhase kulolu hambo lwabo abakwaTastic Rice.
Uveze ukuthi abanye bazivezile izimvume zokuhamba kodwa abanye bathi abanazo okuyibona abagcina bevalelwe.
Uveze ukuthi abaphathi balesi siteshi sebekuvezile ukuthi abadingi kube khona imidlalo emincane ezobonakala uma kuphela Isibaya kodwa badinga kungene umdlalo ongase uqale uqoshwe ekuqaleni konyaka ozayo.
Uveze ukuthi abapholisanga maseko emuva kokuzwa lezi zindaba, banikela khona esiqiwini bayovala izintuba zokungena nokuphuma kusona.
Uveze ukuthi abasazi ukuthi bazobikela bani ngoba nothishanhloko uyamesaba lo thisha.
Uveze ukuthi abasebenzi bazoqala ukuqeqeshwa ngesonto elizayo.
Uveze ukuthi abasebenzi ngeke bahlale isikhathi eside amacala abo engaxazululiwe ngoba bazofaka yonke imininingwane yabaqashi nokuthi bakuphi bese umsebenzi womnyango wezemiSebenzi eya kohlola isimo lapho besebenza khona.
Uveze ukuthi abashaya imithetho yezokuthutha abazi ukuthi bazowalawula kanjani amatekisi asebenza nge-internet.
Uveze ukuthi abasolwa bavele eNkantolo yeMantshi ePinetown ngoLwesihlanu olwedlule.
Uveze ukuthi abathole umsebenzi kwikota yesine yonyaka odlule babe wu-333 000 okusho ukuthi isibalo sabasebenzayo siku-15%.
Uveze ukuthi abatshalizimali bayathemba ukuthi umnotho uzosimama ngoba bafake * $1.3 billion ngo-2017 kwathi ngo-2018 bafaka uR$7.1 billion.
Uveze ukuthi abatshuzi babatshele ukuthi kuyingozi ukubabheka endaweni abamuke kuyona ngoba igcwele izingwenya.
Uveze ukuthi abaxhasi abangahambeli kude njengoba sekushone uBhodloza kodwa baqhubeke nokubaxhasa ukuze basize akade bebasiza khona ezindaweni zasemakhaya.
Uveze ukuthi abazali bakhe abamkhuthaza ukuthi avote ngoba bamtshela ngesimo abaphuma kuso ngezikhathi zobandlululo.
Uveze ukuthi abazi ukuthi kwenzekani kulesi sikole njengoba uthishomkhulu evinjiwe ukuthi angene esikoleni.
Uveze ukuthi abehli ngisho ubuthongo ebusuku ecabanga, ezibuza eziphendula ukuthi ngabe woneni kubani. Ngendlela okwenzeka ngayo, uMqadi uthe kufanele ngabe akaphili kodwa ubonga uNkulunkulu namadlozi akubo.
Uveze ukuthi abenzi balokhu bebehlosile ngoba kutholakale amathayi ebeshiswa phakathi kulo ihholo nezitulo kuhlanganisiwe kwangqongqiswa ngomlilo.
Uveze ukuthi abesifazane abahlala eMgungundlovu baveze ukuthi uma beyothenga baqala ngokukhokhela impahla ebalulekile ngoba ukudla kuyabiza.
Uveze ukuthi abesifazane bakhathazekile ngokubiza kwempuphu ngoba imindeni eminingi idla uphuthu kusukela ngoMsombuluko kuze kube yiSonto.
Uveze ukuthi abethuli bohlelo bona bazoxoxa nala bobabili ukuveza imbangela eyaholela ekutheni babe kulesi simo.
Uveze ukuthi abezindlu zenxusa laseNingizimu Afrika yibona ababagqugquzelile ukuthi bavote, bekuvotelwa enhlokodolobha iSeoul eSouth Korea.
Uveze ukuthi abomndeni kamufi bezwile ngeSonto ebusuku kukhonkotha izinja kodwa bathi zakhonkotha kabili kathathu nje kuphela zase ziyathula, bazitshela ukuthi kungena izinkomo egcekeni ngoba akubiyiwe.
Uveze ukuthi akahlali nabazali bakhe ugcina ngokubavakashela emazweni abahlala kuwo phesheya.
Uveze ukuthi akakakhulumi naye kodwa lokho kuzoshintsha maduze ngoba bazohlangana.
Uveze ukuthi akakapheli moya ngephupho lakhe lokunqoba indondo yamaGrammy neyamaBET Awards. Uthe noma engahluleka kodwa uyobe ezamile.
Uveze ukuthi akakashadelwa kodwa unendodana eneminyaka emithathu.
Uveze ukuthi akakaxhumani nomndeni kodwa uzwile ukuthi ingane izongcwatshwa ngeSonto.
Uveze ukuthi akakhulumi nje kuphela ngokugula komuntu kodwa nesimo sabantu abahlala nabantu abaphethwe yilezi zifo. Ukusukumela nokunakekelwa komuntu osuke egula ngezinye zezinto aveze ukuthi ufisa ukugxila kakhulu kuzo.
Uveze ukuthi akakwazanga ngisho ukuyobona abazali bakhe belimele ngoba wayexinwe ukubhala. Lokhu kwamphazamisa kakhulu, kwehla namamaki ezifundweni zakhe. Ubuye wabona ukuthi akasebenzise lesi simo esimehlele ukuzimisela ngoba wacishe walahlekelwa abazali abebemfundisa. Emuva kwalokho uMbona waqala wafundisa ezinye izitshudeni, wafundela nokudlala uphiyano namanje asadlalela izikole ezicula amakhwaya.
Uveze ukuthi akakwazi ukusebenza njengoba isandla ayesebenza ngaso sikhubazekile. Ngaphambi kokulimala wayesebenza njengo-grinder kwenye ifemu yensimbi eGoli. Uthe inzima impilo emndenini wakhe njengoba engakwazi ukondla unkosikazi wakhe nezingane eziyisishiyagalombili.
Uveze ukuthi akalibukanga kwalolo hlelo futhi wanqaba ukuba yingxenye yalo ngoba wayazi ukuthi kuzobe “kugcwele amanga”.
Uveze ukuthi akalitholanga ithuba lokuzwa uthando lukayise obekude naye.
Uveze ukuthi akanaso isikhathi, umatasa ngokuhlanganisa izinhlelo zenkonzo ezoba namhlanje eShowgrounds, ePitoli.
Uveze ukuthi akanaye umakoti kodwa ukhona owesifazane asebudlelwaneni bezothando naye.
Uveze ukuthi akaphumi iqhubu nalo mcimbi kuphela kodwa imicimbi nje yonke usekhethe ukuthi angayihambeli ngoba ugcina esebuya nokukhuluma okukhulu, agcine esezisola ukuthi ubeyaphi.
Uveze ukuthi akasekho kuMuvhango ngemuva kokushiya ezinyangeni ezimbalwa ezedlule.
Uveze ukuthi akashuthi nabantu abavele beze kuye bamhlohle ngeselula, bamshuthe bengambingelelanga.
Uveze ukuthi akekho ezinhlelweni zokukhipha i-albhamu ngenxa yokuthi esikhathini samanje, ingoma idayisa ngisho iyodwa ngenxa yezinkundla ezidayisa umculo nge-internet.
Uveze ukuthi akekho umdlali oyovala isikhala sikamufi. Kule minyaka ewu-25 ashone enayo, kuningi kakhulu akuzuzile.
Uveze ukuthi akekho umuntu asondelene naye ongene ogibeni lokuqolwa ngoba bayazi ukuthi uma edinga imali uyafona akathumeli imiyalezo.
Uveze ukuthi akekho umuntu noma isifundazwe esiphephile kulolu hlelo, lizolawulwa izindaba abazitholayo.
Uveze ukuthi akhona amanye amaqembu abexoxisana nawo kodwa wangagculiseka ngokuthile.
Uveze ukuthi akhuluma ngakho kule ngoma yikhona obekwenzeka kuye, nokuthi usizakale kanjani futhi uthemba ukuthi kuzosiza abantu ababhekene nalezi zifo.
Uveze ukuthi akucaci kahle ukuthi yini le ebixine lo mculo aze adlule emhlabeni ngokuzuma okungaka.
Uveze ukuthi akucaci nangodaba lokubuyela kwezitshudeni njengoba uNzimande ethe kumele kubuyele u-33%.
Uveze ukuthi akukaboshwa muntu ngokufa kwendodana yakhe njengoba osolwa ngokumshisa nendlu, wakhona kule mijondolo, kuthiwa usehamba ezishaya isifuba ngakwenza. Isazi samasiko, uDkt Sazi Mhlongo, sithe akuhambisani nendlela yesintu ukuhlala isikhathi eside endlini nezicubu zomuntu.
Uveze ukuthi akukhethi ukuthi ingane ingakanani kodwa izingane zingazikhombisa izimpawu zodlame ngisho zisesenkulisa. Uthe iphutha elenziwa yiningi labazali wukuthi bazitshele ukuthi ingane izoyeka ukuhlukumeza ezinye uma ikhula.
Uveze ukuthi akukho angazange akwenze egqigqa ezinyangeni nakubathandazi kodwa kwanhlanga zimuka nomoya.
Uveze ukuthi akukho kuphathwa okuhlukile akuthola ukuze athole lolu xhaso.
Uveze ukuthi akulula ukuba wusomabhizinisi omnyama omncane kodwa izingqinamba uyazinqoba ngokuxoxa nozakwabo abawodokotela nabantu athenga kubo impahla nokuhlonipha wonke umuntu asebenzisana naye okubalwa neziguli zakhe.
Uveze ukuthi akuyona inkinga ukuhlukaniswa kwe-Eskom iminxa emithathu ngoba akuyona into entsha.
Uveze ukuthi alukho olutheni olwenzekayo kwiGenerations: The Legacy ngaphandle kokuthi abantu mabalindele ukubona ukuthi uNamhla (Thuli Phongolo) uzohamba kanjani njengoba eshiya.
Uveze ukuthi amabhasi kawanayo imishini yokupholisa umoya, bayafa wukushisa.
Uveze ukuthi amabhuku abo abhekwa abacwaningi mabhuku yingakho beluthola uxhaso lwemali ePhalamende njengazozonke izinhlangano.
Uveze ukuthi amaphoyisa aseMontclair afikile ezothatha umbungu kodwa amaphoyisa esifundazwe awakuqinisekisanga ukuthi kukhona icala elivuliwe njengoba ebike ukuthi awazi lutho ngalesi sigameko.
Uveze ukuthi amatekisi kumele afuthwe ngesibulali magciwane ngaphambi nangemuva kokuthwala abagibeli kanti kuzophinde kufuthwe nasemarenki.
Uveze ukuthi amatshe atholakala kule ndawo, nawo awuhlobo oludingekayo nakuba kungesilo idayimane, kodwa wathi umthetho kahulumeni, awukuvumeli ukuthi abantu bambe okungaphansi komhlaba.
Uveze ukuthi ayikho imali ebekelwe ukwenza lolu hlelo esifundazweni, kodwa bathathe isinqumo sokusebenzisa imali ebibekelwe ukwakha nokulungisa izikole ukuze kube iyona esetshenziswayo.
Uveze ukuthi ayikho imali yeqolo, kukhona imali yesibonelelo sikahulumeni ngoba abanye besifazane akwehli kahle uma kuthiwa imali yeqolo. Uthe bazothumela umhloli ukuyolungisa isimo.
Uveze ukuthi ayitholakali ingukheshi le mali kodwa umlimi uthola ivawusha yokuyothenga akakudingayo.
Uveze ukuthi babheke imboni yezolimo njengenye yezindawo abahlose ukuqinisa kuyona ukuze bathuthukise umnotho baphinde badale amathuba omsebenzi.
Uveze ukuthi bacele amalungu ebandla eThornwood ukuthi abhale incwadi ayilethe emahhovisi akhe. Uthe udaba bazoludlulisela kwiKhomishini eVikela Inkolo, Amasiko neZilimi ezobheka ukuthi akukho yini ukucwaswa ngokwenkolo kulolu daba.
Uveze ukuthi bafisa ukuthi afakwe i-plastic surgery kodwa baswele umuntu ozobasiza.
Uveze ukuthi bafuna amalungiselelo okuqala kwesizini entsha abe sezingeni eliphezulu ukuqinisekisa ukuthi bayiqala ngegiya eliphezulu imidlalo yePremiership.
Uveze ukuthi bafuna kubuyekezwe nemiholo yezikhulu eziphezulu ezigoduba noR100 000 ngosuku nezenza izigidi ngonyaka ziphinde zigixabezwe ngamabhonasi ezigidi, amasheya neminye imihlomulo.
Uveze ukuthi bahlalelwe yijoka lokuthola amaphuzu ayishumi noma ayishumi nane emidlalweni emine noma emihlanu ezayo.
Uveze ukuthi bahlanganiswa umsebenzi noMbali onamabhizinisi okucwala izinwele nokuphaqula abantu.
Uveze ukuthi bahlela umcimbi we-jazz ozoba kuyona le ndawo ngoDisemba imininingwane yawo ezoqinisekiswa ngokuhamba kwesikhathi.
Uveze ukuthi bahlele umlindelo kusasa ekhaya, kube nenkonzo yomngcwabo ngoMgqibelo okungakaqinisekiswa ukuthi izobanjelwa kuphi. Umndeni kamufi ubulokhu ukhala ngokuthi ufuna ukumenzela umngcwabo njengesiko lawo, obekwenza ukuthi ungahambisani ngisho nokulothishwa kwakhe.
Uveze ukuthi bahlezi ekhaya abasebenzi bophiko olubhekele ukufundwa kwamamitha ngoba umkhandlu uthi awunayo imali yokubakhokhela.
Uveze ukuthi bakhathazekile ngesinqumo sakwaSAA sokuvala imizila ethile yamabhanoyi, wengeza ngokuthi lokhu kuzonciphisa amathuba emisebenzi.
Uveze ukuthi bakhona abalingisi abadumile abazobonakala kulo mdlalo abanye osekukhulunyiwe nabo, ukuthi babe yingxenye yawo.
Uveze ukuthi bakwazile ukubhekana nalesi simo futhi imingcwabo izoqhubeka ngisho ngempelasonto.
Uveze ukuthi balala emigodini abayimbayo, iningi labantu kaligoduki ngoba lawa matshe abonakala kahle uma sekuhwalele noma ekuseni kakhulu.
Uveze ukuthi bamphoqa uMbali ukuthi axolise, kwabe sekuphela kanjalo, bangakhuluma lutho ngokukhokhwa kwesigubhu sakhe noma ukumyisa emtholampilo.
Uveze ukuthi bamqalisa ngemoto endala ngoba babengakamethembi.
Uveze ukuthi bamtshela ukuthi akabuye, waya emtholampilo washonela ekhaya ebusuku ngoLwesithathu.
Uveze ukuthi banendikimba abayilandelayo ethi “Save Lives. Save the Academic Year” ukuqinisekisa ukuthi izitshudeni azisali ezifundweni zazo.
Uveze ukuthi banethemba lokuthi bakhona abazokwenza izikhathi ngaphambi kokuyozama enye inhlanhla kuma-African Athletics Championships aqala ngoJuni 23-27, eLagos eNigeria. Wumqhudelwano wokugcina kumazwe akuleli zwekazi ukuhlungela ama-Olympic.
Uveze ukuthi banethemba lokuthi isimo sizohamba sibe ngcono, imicimbi ibuye, kuphinde kusebenzeke njengasekuqaleni.
Uveze ukuthi banezingxoxo nohulumeni nabemboni yotshwala ukuhlahla indlela eya phambili ngalokhu.
Uveze ukuthi banezinhlelo eziningi zokuqinisekisa ukuthi imali iyangena kanjalo namanzi ahlala ekhona, abale kuzo ezokusebenzisana nezwe iSwatini, ezokukhuculula amanzi asolwandle ukuze aphuzeke nezokumba amanzi ngaphansi komhlaba.
Uveze ukuthi banezinhlelo zikaR 9 billion eseziqediwe kanti ezinye ziyeza kulo nyaka.
Uveze ukuthi bangaphezu kuka-78 000 abahlolelwa izimpawu zegciwane emasangweni ezikhungo zinsuku zonke.
Uveze ukuthi baningi abadlali abadlule ezandleni zikaSikhakhane ngaphambi kokuduma emamqenjini adlala kwi-Absa Premiership gue. “Sikhiqize abadlali abaningi abavela ikakhulu Empangeni abazakhele igama kwiPSL. Ngingabala abantu abanjengoJomo Gumede, Sibusiso Msomi, Blessing Makhathini, Felix Baddenhorst esamthola eSwazini. Nkosinathi Mthiyane nabanye baningi.”
Uveze ukuthi baningi abalingisi abasha nabafikayo kule ndima abazobonakala kulo mdlalo ngenyanga ezayo.
Uveze ukuthi baningi abantu abacela usizo lwezikweletu futhi ulindeleke ukuthi isibalo sabaswele umsebenzi sinyuke sifinyelele ku-50% ngakho abantu ababophe izifociya.