input
stringlengths 1
130k
⌀ |
---|
UVavi uthola ukuthi unalo leli gciwane nje, ngoLwesithathu kumenyezelwe ukuthi sebengu-1 380 kuleli abanalo, kwabangu-44 292 asebehloliwe. Bahlanu abantu okuthiwa sebeshonile ngenxa yeCorona. |
UVazi, obuye abe ngumethuli weSelimathunzi kuyona iSABC1 izolo ubematasa nokuqopha. Nokho kwi-video efakwe ku-Instagram uthe sekusele kancane ukuthi abantu bababone. |
Uvela enkantolo nje abophiko i-Asset and Forfeiture Unit noKlebe bagasele emzini kaNkk Gumede eNanda nakomunye oseMhlanga okuvela ukuthi ikheli lakhona yilona ayelibhalise enkantolo ngesikhathi efaka isicelo sebheyili. |
Uvela enkantolo nje uhlabe ikhefu eliyisipesheli emsebenzini, emuva kokuthi i-ANC ithe bonke abasolwa ngamacala, abame kancane ezikhundleni zabo. |
UVela Khoza odume ngelikaSgwebo Sentambo oseqophe ne-video wayifaka ezinkundleni zokuxhumana, uthi uyaxolisa kakhulu ngesenzo sakhe sokuthuka umuntu wesifazane ngalolu hlobo abethuka ngalo u-Ayanda. |
UVela kuthiwa wayehamba nomakhelwane nomfowabo nezinye izingane zakamakhelwane bebhukuda kulolu lwandle ntambama ngawo uMsombuluko. Kuthiwa omunye umngani wakhe wathi eqamba evula amehlo wambona ephakathi kwezangoma nazo ezaziphakathi olwandle, ezamtshela ukuthi akamthakazele ukuze abuye angamuki nolwandle, wakwenza lokho kodwa kwanhlanga zimuka nomoya. |
UVela Msomi (14) waseKhula, obefunda u-Grade 9 esikoleni samabanga aphakeme iVikingozi, kubikwe ukuthi uminze ngoMsombuluko wesonto eledlule, kanti isidumbu sakhe asikatholwa kuze kube manje. |
UVela Msomi (14) waseKhula, ofunda ugrade 9 esikoleni samabanga aphakeme, iVikingozi, kuthiwa ubehamba nomakhelwane nezinye izingane besolwandle bebhekuda ngesikhathi kwehla le ngozi. |
UVELA namhlanje eNkantolo yeMantshi yaseMbumbulu, osolwa ngokubulala ngesihluku inkosikazi yakhe okuthiwa isidumbu sayo sitholwe sikhiyelwe emzini wabo sinamanxeba okugwazwa, eMkhazini, KwaMakhutha, ngoMgqibelo. |
UVELA namhlanje eNkantolo yeMantshi yaseMnambithi owesifazane othinteka ecaleni lokushushumbisa nokudlwengulwa kwendodakazi yakhe eneminyaka engu-15. |
UVELA namhlanje enkantolo yeMantshi yasoBombo umshayeli weloli yomoba ebhubhisile eJozini ngoLwesithathu emini kwafa abantu abayisishiyagalombili kwalimala abawu-32. |
UVELA namuhla eNkantolo yeMantshi yaseMlaza osolwa ecaleni lokudubula iphoyisa kuleli lokishi, elabulawa ngoJuni nonyaka. |
UVELA namuhla eNkantolo yeMantshi yaseNtuzuma owesifazane okuthiwa ubulele uninakhulu (67) ngokumgwaza ngommese ephindelela emnqalange ngentambo. |
“UVela wafaka isicelo ukuthi uyena yedwa umholi njengoba inkantolo ishilo. |
UVela Xulu ongumphathi weZwi Lomzansi FM ubongwe abasebenzi nokuhlala ebeka bona phambili nezimfuno zabo ezibalekelela ukuthuthukisa impilo yabo. Konke lokhu kuvele emcimbini obusezindlini zakaPrasa lapho bekwethulwa khona ngokusemthethweni istudio sokusakaza esenziwe kabusha sonke. |
Uvele ahleke kancane, anikine ikhanda uMajoro uma ebuzwa ngabambiza ngamagama ayiziswana ngemuva kokushiya kwi-Orlando Pirates neKaizer Chiefs okuyizinkunzi zaseSoweto. |
UVELE akhihle isililo abe nosizi unina womfundi kaGrade 11, eRaisethorpe Secondary eMgungundlovu uma echaza ngokufa kwendodana yakhe ngesikhathi sezibhelu ezazingoJulayi nonyaka. |
UVELE eNkantolo eNkulu yaseMadadeni izolo, uthisha ngecala lokudlwengula umfundi ona-11, esikoleni esiseMadadeni, emasontweni amathathu adlule. |
UVELE enkantolo izolo owesilisa waseChatsworth okusolwa ukuthi untshontshe umshini osiza abanenkinga yezinso. |
“Uvele enkantolo KwaNgwanase ngoLwesithathu icala lahlehliselwa uMeyi 27. Usagcinwe esitokisini. Amaphoyisa aseManguzi asaqhubeka nophenyo. Okusatholakele ophenyweni wukuthi utholwe nogwayi ongekho emthethweni nezinhlamvu ezingekho emthethweni. |
UVELE enkantolo umlisa (31) osolwa ngokuthumba nokubulala ingane (8) yaseMlingo Village, eMkhuze, isidumbu sayo esatholwa sigqitshiwe. |
Uvele enkantolo yaseNewcastle ngoJanuwari 10 icala lahlehliselwa uJanuwari 21 azocela ngawo ibheyili. |
UVELE eNkantolo yeMantshi eMadadeni, eNewcastle, namuhla uthisha (53) osolwa ngokudlwengula umfundi oneminyaka engu-11 emagcekeni esikole. |
UVELE eNkantolo yeMantshi eNtuzuma izolo osolwa ngokubulala owesilisa KwaMashu kwaB, ngaphandle kwebhilidi elisemgwaqweni, uSinaka. |
Uvele eNkantolo yeMantshi ePinetown ngoMashi 5,” kusho uZwane.
Uvele eNkantolo yeMantshi eThekwini izolo eyocela ibheyili.
UVELE enkantolo yemantshi eThekwini owesilisa otholakale namakhadi angu-70 okuholela izimpesheni.
UVELE eNkantolo yeMantshi yaseHammarsdale owesilisa osolwa ngokuqotha amalungu omndeni ayisithupha, nadutshulwa abulawa ngesikhathi ebukela ithelevishini eHammarsdale ngoDisemba.
UVELE eNkantolo yeMantshi yaseManguzi ngoLwesine uthisha osolwa ngokubulala, agqibe umfundi (12) owaphuma kubo ngoSepthemba 30 wathi uyovakashela lo thisha.
UVELE eNkantolo yeMantshi yaseMlaza umfundi oneminyaka engu-15 ngokutholakala nesibhamu esingekho emthethweni.
Uvele eNkantolo yeMantshi yaseMnambithi, wathola ibheyili. Ethintwa uMaphalala ngalezi zindaba uvumile ukuthi likhona icala alihambayo lokushaya owesifazane kodwa wacela ukucacisa izinto ezimbalwa.
UVELE eNkantolo yeMantshi yaseThekwini izolo owesilisa oneminyaka engu-43, osolwa ngokubulala uzakwabo abegada abuye awashe naye izimoto eThekwini. Umsolwa ubanjwe ebhace eNanda.
Uvele enkantolo yeMatshi eNewcastle izolo ngecala lokutholakala nezidakamizwa.
UVELE enkantolo yezingane eWoodford Court umfana (9) osolwa ngecala lokubulala nokuthungela umlilo ngenhloso yokubulala abantu abahlanu eWoodford, e-Illinois, e-United States.
Uvele esedlala ibhola elingatheni. Wagcina ukumaka ibhola ngaphambi kweNdebe yoMhlaba ngo-2014. Into nje abesenyeza uphasa into engatheni. Okungicika tu, usuka lapho ufuna ukuzwelwa ngokuthi athi uyacwaswa. Isizwe ngeke simkhumbule nhlobo, liphume nobovu," kusho isikhulu esiphezulu kwiBayern Munich u-Uli Hoeness. |
Uvele izikhawu ezimbalwa ngesizini edlule kusekhona uPitso Mosimane kwiSundowns kodwa selokhu kubambe izintambo abaqeqeshi abathathu uManqoba “TV” Mngqithi, Rulani Mokwena noSteve “Mphathi” Komphela akaliboni elidlalayo. |
UVELE izolo eNkantolo yeMantshi eMpumalanga umsolwa oneminyaka engu-57 osolwa ngecala lokuzama ukubulala |
UVELE kafushane eNkantolo yeMantshi eWynberg, eKapa, owesilisa osolwa ngokubulala isitshudeni sase-University of Cape Town (UCT) u-Uyinene Mrwetyana (19) ngoLwesibili. |
UVELE kafushane eNkantolo yeMantshi yaseRandburg, eGoli, izolo uNgizwe Mchunu obhekene necala lokususa udlame emphakathini nawokuphula imigomo yokunqanda ukusabalala kweCovid-19 ngesikhathi sezibhelu eziqubuke maphakathi nonyaka. |
Uvele kule nkantolo okokuqala ngoJulayi 21, yize isicelo sebheyili engasifakanga kodwa umbuso uveze ukuthi uzosinqaba. |
Uvele kulolu hlelo ngeSonto, egqoke isikhindi esincane, ivesti legwe, amacici ayizighaza, namasokisi amade, lezi zingubo zakhe sezigcwele ezinkundleni zokuxhumana. |
UVelemseni Ndwandwe ulamulele Abafana Bes'thende ebashayela elokulinganisa ngomzuzu ka-13. |
Uvele namhlanje enkantalo yaseMahlabathini,” kusho uZwane. |
UVELE namuhla eNkantolo yeMantshi yaseNtuzuma unogada wemoto ethwala imali, obhekene necala lokubulala, okuthiwa udubule owesilisa onqabe ukuhlehla eduze kwemoto ethwala imali enxanxatheleni yezitolo eKwaMashu kwa-L, ngoMsombuluko emini. |
UVELE phambi kweNkantolo yeMantshi yasePalm Ridge, eGermiston, izolo umculi kamaskandi uBukelani “Dlubheke” Khuzwayo emuva kokutholakala nezibhamu ehostela laseGoli iBuyafuthi ngoMgqibelo. |
Uvele ubengene emdlalweni wayizolo amehlo amaningi ebheke ngakuye kwazise isimo sabo kwi-log siphambene neseqembu elivikela iligi. |
UVele uqale ukuvela kulolu hlelo ngeSonto eledlule okuthuse abantu abaningi njengoba bebezitshela ukuthi ungene esikhaleni sikaNomsa. |
“Uvele wabaleka, wangena emotweni, wamshiya kanjalo yize ebesebona uMnqobi ephakamisa izandla, ecela usizo. Nezingane ebezihambe noMnqobi zithe zimbonile ephakamisa izandla kwaze kwaba uyasithela. Zithe azikwazanga ukumsiza ngoba bezisaba ukuthi nazo zizomuka. Ezikwenzile nje ukushayela ucingo ugogo kaMnqobi,” kuchaza uNksz Kweyama. Esephetha uNksz Kweyama, uthe banxusa nanoma ngubani ongathuka elamela isidumbu sikaMnqobi abazise ngoba bakhathazekile ngokungatholakali kwakhe. |
Uvele wabhoka ngolaka uTaylor ngesikhathi ethintwa yiSolezwe ngoMgqibelo mayelana nalolu daba. Ubuze intatheli ukuthi iluthole kanjani udaba. Wayalela intatheli ukuba iphume iphele odabeni ngoba kayihlangene nalo. |
Uvele wafa yinsini uMseleku esebuzwa ngokuyoncenga amakhosikazi. |
Uvele wahleka kuthiwa akachaze ngeyokuxoshwa kwakhe emsebenzini. |
UVELE wakhihla isililo unina womlingisi weRhythm City emva kokuba ijaji ligwebe ababulala indodana yakhe, izolo eNkantolo eNkulu eGauteng. |
UVELE wakhuleka ngaphakathi enkantolo, ubonga uNkulunkulu umndeni wesitshudeni uZolile Khumalo (21) ngesikhathi kugwetshwa owambulala udilikajele neminyaka engu-28 ngaphezulu, izolo. |
UVELE wakuphendula ingoma ukulimala kwakhe uMampintsha ngesikhathi enandisa emcimbini iZakwe Home Coming Festival, KwaMashu Fan Park, ngoMgqibelo ebusuku lapho efike khona ehamba ngezinduku. |
“Uvele wamgqokloza ekhanda, kwaba ukushona kwakhe. Kuvele ukuthi ubengazi ukuthi kukhona inhlamvu ephezulu esele esibhamini sakhe ngoba ubekhiphe ikhasethi lezinhlamvu. Bebengazange baxabane kodwa ngokusho kwabebekhona bekudlalwa,” kusho umthombo osondelene nodaba. |
Uvele wangiqongqotha ngesibhamu esiphongweni wabuza ukuthi ngifuna adubule mina yini. Ngibalekile ngaya ekamelweni ngikhala,” kusho uNtombifuthi.
“Uvele wangithuka wathi kungani ngifune imali kuye ekubeni ingane inami. Mangichaza ukuthi angiholanga imali ephelele wathi akahlangane nalokho,” kuchaza lo wesilisa.
Uvele wathi akafuni nokuyiphatha leyo ndaba. Amakhansela eDA amahlanu esule isigubhukane ekhala ngokucindezelwa kuleli qembu.
Uvele wathushuka esikhaleni, wangingqubuza ngekhanda lakhe. Sishaqekile. Ngathi ngiyazama ukumpholisa ukuze ngizwe ukuthi kwenzenjani, kodwa kwanhlanga zimuka nomoya." Uthe umzala wakhe ube esemhudulela emathuneni maqede wamklinya. "Wangiklinya ngaze ngazichamela, ngaphelelwa yizwi nomoya." Uthe ukube akaqhamukanga umalume wakhe, ngabe kukhulunywa ukuthi wafela endaweni yesigameko. |
Uvele wavula ngengoma eku-album ethi Sithanda I-family yango-2010 ethi Izamalek wazoyilandelisa ngeyeGcokama likaMolo uBhekumuzi Luthi ethi Nonsikelelo. Uyishaye leyo ngoma kwaba sengathi eyakhe. Ushaye le ethi Amagama Ashisayo |
Uvelile kule nkantolo ngoLwesine wayethulele incwadi efungelwe ecela ngayo ibheyili. Uhlangothi loMbuso luthi akanganikwa ibheyili umsolwa ngokugovuza umphakathi abathi kwaholela kwizibheu. |
UVeli Mothwa, ongukaputeni, Siyethemba Sithebe, Mannapule Saleng no-Ethan Brooks okuyibona abebethwele iqembu kusukela umqhudelwano uqala, bonke baqale ngaphandle okuyizinkomba zokuthi uRamoreboli usebheke umdlalo omqoka wakusasa enkundleni efanayo. |
UVeloh Bhengu, waMageza Amahle, uthe baphatheke kabi ngokwenzekile. Kukhona izinto ezingakabacaceli kahle ezenzeka ngalobu busuku. |
UVeloh uthe sebethemba umthetho ukuthi uzokwenza umsebenzi wawo nokubambisana nomphakathi uma uzwa umkhondo, ubikele abomthetho. |
UVenkile uthe phakathi kwezinto ezithathiwe kubalwa: “Ikhompyutha ehhovisi likangqongqoshe nePhini lakhe,” |
UVenkile uthe uMnyango awuhlangene nje ne-Ehlers Attorneys. |
UVenter obegijimela iFree State Stars, usevalele phakathi amagoli amabili kule sizini kwi-Arrows. Ngokusho kwalo mdlali odabuka eKlerksdorp, uma engaqhubeka ngegiya elifanayo, aphinde angalimali, kungakhethwa iphela emasini uma kukhethwa iqembu lesizwe, impela angamdlisela ogageni uPule. |
UVenter odlala ngonyawo lwesinxele ezinhlangothini zombili, uthe weneme ngezinga lakhe njengamanje nathi uzoqhubeka nokushaya amagoli, nokuwakha, ngenhloso yokuthumela umyalezo kumqeqeshi weBafana, uStuart Baxter, ukuze ezombiza kwelesizwe. |
“UVera (Pauw) ufike lapha wabekelwa imibandela angakwazanga ukuyifeza. |
UVermaak ubhekene nelinye icala lokwephula ingalo yomthetho nokuphikisana nomthetho wekhomishini. |
UVeronica ‘Bhudu’ Phewa (38) odabuka esigodini KwaManqoba, KwaNyuswa uxoxe neSolezwe ngeSonto maqondana nomsebenzi awenzayo wokusiza esitolo ekubeni wake waduma wadlala naphesheya kwezilwandle. |
UVeronica esagijima phesheya kwezilwandle ubekwi-Arsenal e-England, iFC Indiana yase-USA neNaftohimik WFC yase-Ukraine. Uhlome nangeziqu zokuqeqesha, iD Licence, ayenze ngaphansi kohlelo lweSasfa. |
UVeronica uzobonakala kulo mdlalo engunina kaZolani (Lawrence Maleka) abangezwani naye. |
UVeselin usebeke iCeltic emaqenjini amahlanu aphezulu kwi-log waphinde wayifaka kowamanqamu weTelkom Knockout abazodudulana kuyo neBidvest Wits ngoDisemba 2 ePrincess Magogo Stadium. |
Uveza lezi zindaba nje uLira akekho eNingizimu Afrika useBerlin, eGermany lapho eyocula khona. Akucaci ukuthi babangeni nomyeni wakhe njengoba engazange achaze okuningi. |
Uveza lezi zindaba nje, uyena ozihola phambili kwiShangai Marathon ngokuyinqoba kaningi. Uzibule ngomgqomo wenkomishi yayo |
Uveza lokhu nje kusabalwa amasonto kuvele izindaba |
Uveza nokuthi nangesikhathi kusaqhubeka icala iQadi lagqamisa ukuthi ngeke limamukele omunye umholi endaweni yalo ngaphandle koNyazilwezulu. Lokho uthe kwenza kube nzima ngoba ikomkhulu lebandla okuyiseBuhleni, lisemaQadini okuyindawo engaphansi kwenkosi uNgcobo. |
Uveza nokuthi uthishanhloko usebonakele ngemoto yakhe eduze kwemizi yothisha abathintekayo, okwenza basabe. |
UVEZA ubunzima abhekane nabo ngesikhathi engenaqembu, uThamsanqa Sangweni, osanda kusayina kwiChippa United egijima esigabeni seDStv Premiership. |
Uveza ukungahambisani nokuba namandla apheleleyo nanokungabi nalo iphutha kukaPhapha. Wathi naye angawenza amaphutha ngoba uphila emhlabeni. Wabhala incwadi ethi "On Papacy In Rome". Kule ncwadi ubuza ngesikhundla sikaPhapha ukuthi ngabe sigunyazwe nguNkulunkulu yini ukuba aphathe umhlaba wonke? Waphinda wabhala enye ethi "To The Christian Nobility Of Germany Nation." Kuyona ubuza ukuthi kungani amakholwa angaziqokeli abafundisi, baqokwe yizikhulu eziphezulu zebandla. |
UVEZA ukuthi bekusenzima ukukhuluma ngokushona kukazwakwabo umlingisi owayedlala indawo ephambili kumdlalo wansuku zonke phakathi nesonto kuSABC 1, iGenerations, uSonia Mbele. |
Uveza ukuthi indodakazi ubone ngoba engayitholi ocingweni lwayo ukuthi kunenkinga. Uthe uze wabikela amaphoyisa, ingane yatholakala efulethini enkabeni yeTheku nezinye izingane zamantombazane okusolwa ukuthi bezilinde ukushushumbiselwa kwamanye amazwe. |
Uveza ukuthi inkinga yaze yaxazululwa yiCaf, eCairo eyathi angidlale emuva kokuthunyelelwa yonke imiphumela yami kusukela ngisuka eNingizimu Afrik,a noma sengiseDRC. |
Uveza ukuthi ngaleso sikhathi akukho abesakuzwa emzimbeni konke sekundikindiki engasezwa ngisho izinhlungu. UThembsie uthe bese kunengoma ebisihlala njalo eyihlabelela ukuziduduza nokuzinikeza ithemba ngesikhathi sobunzima. Uthe useluleme njengamanje, uzizwa engcono kakhulu yize enye yezingalo zakhe ingakavumi ukusebenza kahle njengoba ebelokhu ejovwa kuyo uma kufuneka imithambo yegazi. |
Uveza ukuthi omunye ubegcina aliwe kanti vele ubehlalele into engekho. |
Uveze ekhasini lakhe le-Instagram ukuthi uqopha i-video yengoba yakhe entsha ethi, This Is Love. |
UVEZE izindaba ezishaqisayo umlisa osolwa ngokuba ngungqondongqondo ecaleni lokubulawa kwamalungu omndeni wakwaKhoza ayisikhombisa abulawa angcwatshwa endlini eVlakfontein, eGauteng. |
Uveze izindaba zokukhulelwa kwakhe ebezihambisana nesithombe sakhe esimveza enesisu esikhulu, ekhasini lakhe ku-Instagram ngoLwesihlanu. |
Uveze izindlela eziphephile okumele zilandelwe ngabashayeli ezizokwenza kungabi lula ukuthi izimoto abahamba ngazo zidunwe. |
Uveze izithombe nama-video endodana yakhe athe isiyahamba futhi iyakhuluma. Yize isencane, uthe uyabona ukuthi izoba yingane ehlukile ngendlela enomfutho ngayo. Uthe ubekhathazekile ngokuthi ngeke abuyele emzimbeni wakhe emuva kokubeletha kodwa usizwe wukuzivocavoca nokudansa. |
Uveze kuthi ngoDisemba ube eseshiya emsakazweni iSiyathuthuka esebizwa emsakazweni Inanda. |
Uveze kuthi ukuqinisekisa ukubuyisela emphakathini nokubonga ngokuzikhandla kwawo, banikele ngezijumbana zokudla emindenini engu-75 yababesiza ngokukhuculula. |
Uveze kuthi umuntu obhalwe encwadini yamafa akumele aphinde abhalwe njengofakazi, wathi kubalulekile ukuthi umnikazi wayo ayisayine ikhasi nekhasi esebenzisa ipeni elijwayelekile ukuqinisekisa ukuthi konke okusencwadini kugunyazwe nguye uqobo. |
Uveze lokhu ngesikhathi efakaza izolo ecaleni lomholi weTerrible Josters uHoratio Solomon kanye nabanye abamangalelwe abawu-11. |
Uveze nokubaluleka kokubambisana komndeni nomphakathi ekukhuliseni izingane ukuze zibe ngamadoda namakhosikazi ayisibonelo esihle. |
Uveze nokuthi * -68% wezitshudeni emanyuvesi usuthole ama-laptop. Uqhube wathi ngamaphesenti angu-94 ezitshudeni ezithola uxhaso lwe-data, kubhekeke ukuthi ukunikezwa kwe-data kwehle ezinyangeni ezintathu njengoba izitshudeni sezibuyela ezikhungweni. |
Uveze nokuthi abahlali bafuna ukubuyeka ezindaweni zabo ngoba nezingane zifunda eduze kwakhona. Uthe bebecele umasipala ukuthi ubavumele bagxumeke imijondolo ababhidlizelwe yona kulezi zindawo. UZikode ukhale nangesihluku sonogada, athe basebenzisa indluzula ngesikhathi bediliza imijondolo. |
Uveze nokuthi abakabi nalo usuku azokhipha ngalo kodwa uyakuqinisekisa ukuthi iyeza i-albhamu yalo mculi. |
Uveze nokuthi abantu abambonile uDlokwana bathi bambone evimbela uNolwazi emphuca isikhwama sesikole ngesikhathi ephuma esikoleni ngoLwesibili ntambama. |
Uveze nokuthi abanye abagibeli bese bebazisile abezimo eziphuthumayo ukuthi umshayeli ubeqophisana nabagibeli ababezitshela ukuthi uyaduka. |
Uveze nokuthi abatakula izimoto basebenze ngokushesha ukunqanda umlilo ukuba ungokheleki kwezinye izimoto. |
Uveze nokuthi akalali ebusuku efunda imiyalezo yenduduzo evela nxazonke. |
Uveze nokuthi akasiboni isimanga kangako ngendlela abukeka ngayo futhi akalindele ukuphathwa ngendlela ehlukile kwabanye abantu besilisa. Uphawulile nangokuzalwa wuZuma nezinto ezike zibikwe ngaye kwabezindaba, ezibuye zingahlali kahle kuyena. |
Uveze nokuthi akazisoli nakancane ngezimo adlule kuzo empilweni. Eqhuba uthe uyazi akuyena yedwa umuntu wesifazane ongaphansi kwale ngcindezi kodwa uyafisa baqine abantu besifazane balwe nalesi sihlava ngobuhlakani. |
Uveze nokuthi akugcini lapho njengoba esezinhlelweni zokusabalalisa amakhondomu namaqakelo uma kwenzeka eyithola ithenda kahulumeni yokwenza lokho. |
Uveze nokuthi akukho mali ehlelwe wuMgcini mafa wakuleli ukusiza le nkampani edinga uR10.1 billion ngokuphuthuma. |
Uveze nokuthi akulona iqiniso ukuthi uDladla ufike wamisa ukuthi abantu babanjiswe izikhundla ezikhona kodwa kwakuyisivumelwano abasenza noMnyango kaMgcinimafa esasiqale ngonyaka odlule saphela kulo nyaka ngoJuni. |
Uveze nokuthi alisekho nelincane ithuba lokuthi uNyazilwezulu usengaphinde adlulise icala. |
Uveze nokuthi amaphoyisa aphenya nesigameko sokubulawa kukaNgcamu nelinye icala lokuzama ukubulala owesilisa ngoMashi 23 nonyaka okuthiwa wavukelwa amadoda eshayela emgwaqweni oseSiyathuthuka avulela ngenhlamvu ebhekise kuyena, walimala. |
Uveze nokuthi amaphoyisa asebatshela ukuthi izinja zomkhondo ngeke bazithole ngoba lo muntu kade anyamalala. |
Uveze nokuthi angathanda ukukhiqiza nemidlalo yethelevishini njengoba ezifela ngayo. |
Uveze nokuthi asemancane amathuba okuthi iBLF ithole izihlalo ePhalamende njengoba ukubala bese kuya ngasemaphethelweni kodwa izibalo zayo zingakhuphuki nhlobo. |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.