input
stringlengths
1
130k
UTyler wazakhela udumo ngefilimu ethi Why Did I Get Married nethi Diary of a Mad Black Woman njengoba esezokhombisa ngethi Nobody’s Fool, Vice nethi A Madea Family Funeral.
“UTyson akahambi. Angifuni ukulahlekelwa nguye. Abezindaba abanomkhankaso wokufuna ahambe. Kuyaphazamisa. Angizikhathazi ngezinto ezinjalo ngoba ngikhuluma nesikhulu esiphezulu nosihlalo ngezindaba ezinjalo.
UTyson siyamethemba, siyakholelwa kuyena, siqhubeka naye sibheke phambili. Uyazazi yena. Singakhuluma naye kodwa ukwazi kahle akwenzile. Kodwa ubengeyedwa enkundleni. Mhlawumbe singaqala sikhulume ngokuthi yingani ibhola silisuse salisheshisa. Singaqala kunozinti (Wayne Sandilands), siye kuNtsiki (Ntsikelelo Nyauza) ngaphambi kokuya kuTyson. Yingani ibhola singalishayanga phambili? Iphutha yiphutha. Uma lenzekile, sangenelwa yigoli, sonke sikhuluma ngalo. Uma eshaya igoli akekho okhulumayo. Yinto okungaxoxwa ngayo. Kodwa kithina kakuyona ingxoxo, ungukaputeni wami, ungumholi., kusho uZinnbauer.
“UTyson uhlale ethi kimi, iqembu yilona elihamba phambili. Uma abadlali bezibeke phambili, belishiya ngemuva iqembu izinto kazilungi. Ngaphandle kwalokhu uTyson uyindoda yomndeni, akaphuzi akabhemi, uyisibonelo esihle enkundleni nangaphandle.
“UTyson ungumholi, emaqenjini esizwe kuzo zonke izigaba.
UTzozo nentokazi engumbhali wencwadi ethi Bare uJackie Phamotse, yibona abavule izifuba ngempilo yabo. “Ngiwumuntu wesilisa othanda izintokazi ezisencane futhi ezibukekayo. Ngiyiphilile impilo lapho ngilala khona nabesifazane abaningi ngobusuku obubodwa futhi ngingayiboni inkinga. Bengiqeda ukungena komunye ngibuke omunye, ngiye kuyena ngilale naye, uma nje sengibona omunye ngimhalele ngiye kuyena,” kuchaza uTizozo.
UTzozo obekhulumela inhlangano yabaculi, uthe ubengahlupheki uma kushone umuntu obengakholwa ngoba uLanga ubehlala ebasiza abangcwabele yena ngaphandle kwenkinga.
UT’zozo, okhulumela iCreative Workers Union of South Africa (Cwusa), uthe bazoba nomhlangano ophuthumayo namalungu.
UT’zozo ukusho lokhu ngesikhathi kunomcimbi i-Articulate Africa Book and Art Fair, obuse-Exhibition Centre, eThekwini, ngempelasonto.
UT’zozo uthe bafuna uMengameli Cyril Ramaphosa abavulele benze imicimbi okungenani izethameli zingadluli ku-70% wesibalo esimumathwa yindawo.
UTzozo uthe indodana yakhe imfihlele ngesigameko kodwa, wagxeka abazali babafana abalimele ngokungezi kuye kuzoxoxwa ngokwenzekile.
UT’Zozo uthe: “Ngesikhathi kuvulwa izicelo zoxhaso okokuqala, kwaba nezinkinga zokuthi amaciko amaningi ayengakwazi ukufinyelela kwaSars, amaningi agcina engasizakalanga.
UT’zozo uthe yize abaculi bengeneme ngemigomo yezentela abayibekelwe uhulumeni ngesikhathi befaka izicelo zezibonelelo ngokuvalwa kwezwe kodwa bebesasebenza kahle nongqongqoshe ukulungisa isimo.
UT’zozo utshele leli phephandaba ukuthi badle ukudla nokuthe ngokuhamba kwesikhathi abanye baqaphela ukuthi kunezibungu.
UTzozo uveze ukuthi yena ungomunye wabantu besilisa abathanda ukuba sothandweni namantombazane amancane.
“U-Uhuru usefikile kodwa amaphepha akhe okusebenza kuleli awakalungi. Sihlalele ethembeni lokuthi ngesonto elizayo azobe eselungile. Uma singathola omunye umdlali, iqembu lethu ngabe seliphelele.” kuphetha uNgubane.
U-Ujala Satgoor oyisikhulu esiphezulu somtapowolwazi wase UCT uthe isikhathi esinzima lesi eNyuvesi nomlando wayo njengoba bezilela ukulahleka kwendawo ebalulekile esikhungweni.
U-UNathi (43), obuye abe ngumculi, ubeshayela uhlelo olubizwa ngeMidday Joy phakathi nesonto olungena ngo-12 kuya ku-3 ntambama.
U-Unathi, ongelinye lamajaji, uveze ukuthi yize bajabula bebona intsha yesilisa iza kahle kulolu hlelo kodwa ekugcineni iTop-16 ibe nabesifazane kakhulu.
U-Unathi ujoyine iKaya ngonyaka odlule kanti bekusalindekele ukuthi ahlale kulesi siteshi kodwa sesiveze ukuthi ngeke sisakwazi ukumgcina.
U-Unathi uthe impilo abayiphilayo nendlela unyaka obe ngayo, abakaze basithole isikhathi sokuhlala nemindeni nabangani.
U-Uncle Vinny oke wabonakala ekhuluma ngomculo ezinhlelweni okukhona kuzo iMTV Base Hottest MCs New Wave List, uveze ukuthi kuyamjabulisa ukujoyina umndeni wakwaViacomCBS Networks Africa.
“ U.........ungitshele ukuthi empeleni sibathathu esifika sidedelana ukuzoletha izimfanelo zengane,” kusho lo yise wengane othi usanda kuyenzela umcimbi wokuthi iqede unyaka izelwe.
U-Untersee wazalwela kuleli kanti unobuzwe baseSwitzerland njengoba afika khona esemncane. UTavares wazalelwa eCape Town ngabazali baseCroatia.
U-Uyanda akazange ande ngamazwi ngalolu daba, ubelokhu ebonga ukuphawula kwabantu kuphela.
U-Uyanda wavulela uJoyce icala ngonyaka edlule ngemuva kokuthi ebhale kuFacebook emsola ngokuba yiqola eliziphilisa ngemali yama-blesser.
UUYAVEVA umndeni womsolwa okuthiwa ubeboshelwe icala lokuzama ukugqekeza ngenhloso yokweba amakhompyutha okuthiwa ushonele eNkantolo yeMantshi yaseVerulam, elindele ukuvela khona okokuqala, ngoLwesibili.
U-Uyinene wanyamalala ngoMgqibelo ngo-Agasti 24 eya eposini eliseClaireinch. Uphenyo lwamaphoyisa lwawaholela kuBotha owayesebenza khona eposini. Umsolwa wabe eseboshwa mayelana nokuduka kuka-Uyinene. '
UVacy-Lyle uthe kubalulekile ukuthi osomabhizinisi abancane ngisho labo abanama-salon, ama-tuckshop nabadayisa emgwaqweni bakhokhise ngekhadi ngoba kugwemeka ukuthi babanjwe inkunzi bese kufaka nemininingwane yabo ezikhungweni ezigcina imininingwane yabantu ukuze uma bedinga usizo lwezimali basheshe baluthole.
UVALE amasango kamasipala, izolo umphakathi waseMooi River othi awusayifuni imeya yawo othi ayizi uma uyibizela emihlanganweni kodwa iphendula ezinkundleni zokuxhumana.
Uvalele ayisishiyagalolunye, walekelela kwamane emidlalweni ewu-17 ayidlalile.
Uvalelise eGermany ngokuba ngumdlali wosuku kwifayineli ye-2017 DFB Pokal.
Uvalelisile eqenjini lonke izolo (ngoMsombuluko). Sidonswe ngendlebe ukuthi singalidaluli iqembu azolijoyina. UKekana ubengafuni ukuhamba kwiSundowns kodwa wampintshelwa ekhoneni, kusho umthombo.
UVALELISWE ngomculo nomdanso umculi wamapiano uSakhile "Killer Kau" Hlatshwayo oshone ngesonto eledlule engozini yemoto.
UVALELWE esitokisini umlisa oboshelwe ukuncelisa omunye induku emkhombe ngesibhamu ehlathini thizeni.
UVALE ngegiya eliphezulu uzime wamazwe omhlaba odabuka eNingizimu Afrika obeyintandokazi yabanti abaningi kulandela ukuthatha lesi sicoco nyakenye. UZozibini Ntunzi owayenguzime waseNingizimu Afrika ngaphambi kokuthatha isicoco sikaMiss Universe usalokhu ewundaba mlonyeni ngomsiko wakhe angene ngawo esiteji okokugcina njengozime wamazwe omhlaba.
Uvalo luqala nangesikhathi umuntu ezizwa esenezimpawu zaleli gciwane nakho okusuke kuhambisana nemicabango yokwesaba.
Uvalo lwabazali abanezingane ezifunda amabanga aphansi ludalwa wukuthi zikhonze ukudlala ndawonye uma kuyikhefu noma uma sekuphume isikole.
Uvalo oluhaqe uNkk Khumalo nabangani bakaNco wukuthi kusanda kubulawa ngesihluku kobethandana nabobulili obufana nobakhe, u-Anele Bhengu (22) waKwaMakhutha. Isidumbu sika-Anele owayenyamalele satholwa wumphakathi emhosheni ngoJuni 13. Wayehlinzwe isisu, egenciwe, egcwele amanxeba okugwazwa emzimbeni.
UVALWE amahora angaphezu kwayisithupha umgwaqo uN2 ngaseBallito emuva kwengozi okushone kuyo oyedwa ngeSonto. Kusolwa ukuthi umshayeli wemoto encane oshonile, uhluleke ukuyilawula yashayisana neloli ebithwele izigubhu zegesi.
Uvalwe esakhuluma, kwathiwa lolu daba luzokhulunywa
Uvamile vele umengameli ukuxwayisa isizwe ukuba sizivikele. Nemisakazo emikhulu efana noKhozi FM, iyakugcizelela lokhu.
UVan Breda ngoJuni nonyaka iNkantolo eNkulu yaseWestern Cape yamthola enemacala okubulala abazali bakhe kanye nomfowabo kwisithabathaba somuzi wabo oseStellenbosch, eWestern Cape, ngoJanuwari ngonyaka ka-2015. Kulesi sigameko kwasinda udadewabo uMarli, yize wasala ekhubazekile ngokomqondo.
UVan der Dussen bekungumdlalo wakhe wokuqala kumaProteas ngoMgqibelo. Ngokusho kuka-Amla lukhulu olusazokwenziwa yilaba badlali bobabili uma benikwa ithuba.
UVan der Dussen ugcine eshaye ama-run angu-43 emabholeni angu-51, uMarkram washaya angu-51 emabholeni angu-26.
UVan der Merwe uthe sekufikwe kuvuthondaba manje oluzolekelela inkantolo ifinyelele esinqumeni esifanele.
UVan der Merwe uthe uMbuso udlala umacashelana nabo kuleli cala, awubahlinzeki imininingwane egcwele efaka phakathi izithombe zohlolo lukamufi, nezincwadi ezifungelwe zababemsiza ehlola.
UVan der Westhuizen uthe bangu-71 ofakazi boMbuso abakleliselwe ukufakaza yize kunongabazane lokuthi bazobizwa bonke ukuzofakaza.
UVan der Westhuizen wake waba ngukaputeni wamaBhokobhoko waphinde wahola iBlue Bulls, yasePitoli, okukhombisa kona ukuthi wayengumholi. Eminyakeni eyisithupha edlule kuvele ukuthi uphethwe yisifo iMotor Neuron Disease (MND) edlavaza wonke amamasela omzimba nomgogodla bese kuba nzima ukuthi umuntu akwazi ukuzenzela izinto nokukhuluma, ingasabalwa eyokuzihambela. Lesi sifo sivamise ukuphatha kakhulu abadlali bebhola lombhoxo nabesibhakela ngenxa yokukhandleka komzimba abakutholayo uma bedlala le midlalo.
UVan Deventer uthe wayesendlini enza ukudla ngesikhathi ethintwa ngudadewabo kaMasondo embikela ukuthi sekwenzeke lesi sigameko.
UVanessa useke wangumethuli weMTV Base wasakaza kwiChoice FM.
UVangasali yigama leXiTsonga elisho ukuthi bangasali.
UVan Heerden (31) akwaziwa ukuthi ubheke kuphi ngempela kodwa maningi amathuba okuthi ubuyela ngakubo eGauteng kwazise udabuka eBenoni. Leli nxele bese kuyihlandla lesibili lidlala kuMaZulu. Like lathi qu kwiChippa United nakwi-Orlando Pirates.
UVan Heerden, odlala ngonyawo lwesokunxele emuva, uxoxe neSolezwe ngesikhathi AmaZulu ethula abadlali abasha nejezi elisha leqembu ePhoenix ngeledlule.
UVan Heerden uthe lisuke linenhlanhla iqembu eliphuma eKing Zwelithini Stadium, abangakaze bashaywe kuyo selokhu kuqale isizini, nephuzu.
UVan Heerden uthe ukusebenza kwakhe kanzima kweZimnyama akuzange kwanele kubaqeqeshi bakhe. Lokhu kwamphoqa ukuthi aqonde ngqo ehhovisi labaphathi beqembu acele ukukhululwa.
UVan Heerden wafika kuMaZulu ngo-2008 ephuma kwi-University of Pretoria (Tuks) lapho ayedlala khona kwiNational First Division (NFD).
UVan Niekerk (28) ugijime u-44:56 ku-400m emidlalweni ebiseMadrid eSpain, ngempelasonto ngaphansi kweWorld Athletics Continental Tour.
UVan Niekerk akakwazanga ukuyoyibamba e-Asaba ngenxa yokuthi usalulama.
UVan Niekerk kwakufanele agijime umjaho wakhe wokuqala e-Italy ezinyangeni ezimbalwa ezedlule kodwa ukubheduka kwegciwane iCorona kuphoqe ukuthi kuhlehliswe.
UVan Niekerk owanqoba kuleli banga ngo-2016 eRio De Janeiro, eBrazil, uyena obese kubekwe kuyena amathemba endondo kwezokugijima emabangeni amafushane ngemuva kokuthi u-AKani Simbine ekhale ngaphansi kowamanqamu ka-100m ngeSonto. USimbine uqede endaweni yesine.
U-Van Niekerk unqoba nje ubesehlale isikhathi eside engagijimi ezingeni eliphezulu kusukela alimala ngo-2017. Izinhlelo zokubuyela emiqhudelwaneni ziphazamisekile nyakenye ngemuva kokuqubuka kweCovid-19.
UVan Niekerk uqhume phambili njengenhlamvu ekuqaleni kwalo mjaho kodwa waphenduka umlilo wamaphepha wagcina eqede endaweni yesihlanu eqa ulayini ngo-45.14.
UVan Niekerk useke wakuveza kwabezindaba ukuthi uma esebuyele ngokugcwele kwifomu yakhe, uzibona egijima isikhathi esingaphansi kuka-43.3 okuyirekhodi lika-400m alenza enqoba kuma-Olympic, eRio de Janeiro, eBrazil ngo-2016.
U-Van Niekerk ushaye intambo ngo-20.10, ehlula ingqwele ka-100m, u-Akani Simbine, egcine iphume isibili ngo-20.29.
UVan Niekerk walimala nyakenye ngo-Okthoba ngesikhathi kunomdlalo wosaziwayo we-tag rugby eKapa.
UVan Onselen uthe izizathu zokwehla kokwesekwa kwe-ANC zifaka indaba yowayenguMengameli, uMnuz Jacob Zuma, izinto ezivela kwikhomishini ephenya ngokulawulwa kombuso yidlanzana eholwa yiJaji Raymond Zondo nendaba yokuphela kukagesi.
UVan Rooyen, kuthiwa wamqoka engakabheki neCV yakhe. Lokhu kukhathaze uSihlalo wekhomishini iJaji uRaymond Zondo.
UVan Rooyen, kuthiwa wenza okufanayo eqoka uWhitely ayengamazi kodwa wabonana naye okokuqala emhlanganweni owawuseMelrose Arch ngoDisemba 2015.
UVan Rooyen, ubuzwe ngokuqoka uMnuz Mohamed Bobat, owayesebenza nabakwaGupta, uFuzile owaveza nokuthi kwakungathi kabazani nhlobo.
UVan Rooyen uchaze ukuthi baba nomhlangano noMnuz Rajesh “Tony” Gupta, ngesikhathi engumgcinimafa womakadebona be-ANC ngo-Okthoba 2015.
UVan Rooyen, ukuphikile lokhu wathi benoBobat bayazana kusukela ngo-2009, wathi uBobat wamsiza ngezifundo zakhe ngesikhathi eqokwa ukuthi abe yimeya yaseMerafong wabona ukuthi angakwazi ukumlekelela.
UVan Rooyen uzivikele ngokuthi wayengenaso isikhathi esanele ngoba wayenengcindezi yokuba aqale ukusebenza ngokushesha kulesi sikhundla.
UVan Rooyen waba kulesi sikhundla izinsuku ezine kuphela wasuswa ngoDisemba 13, 2015, kwafakwa uMnuz Pravin Gordhan.
UVan Rooyen wakhishwa emva kwezinsuku ezine eqokelwe kulesi sikhundla kwabe sekuqokwa uMnuz Pravin Gordhan.
U-Van Staden uthe abathengi kufanele baqinisekise ukuthi bayasazi isimo sabo kwezezikweletu ngokubheka uhlu lwezinkampani abazikweletayo okungenani kanye ngonyaka.
UVan Wyk, oyibamba ezinhlangothini, akazange ayiqale imidlalo eminingi kwiTeam of Choice kwazise isikhathi esiningi ubeyibuka nabalandeli. Isolezwe lihoshe ukuthi uzama inhlanhla kwiBidvest Wits ethungatha umdlali ozovala isikhala sikaVincent Pule obheke kwiKaizer Chiefs noma i-Orlando Pirates ngesizini ezayo.
“UVan Wyk ulapha kwiWits njengoba ngikhuluma nawe. Ungenile enkundleni ukuze ahlolwe nguGavin (Hunt) njengoba kade kudlalwa owobungani neSundowns. Baningi abadlali abahlolwayo kwiWits kulezi zinsuku. Angazi ukuthi isimo sakhe simi kanjani kwiMaritzburg kodwa sinaye lapha,” kusho umthombo.
UVan Wyk usayine kwiTeam of Choice ngo-2014 esuka kwiDiphiri edlala kwi-ABC Motsepe League emuva kokuthatha iso lobengumqeqeshi uSteve “Mphathi” Komphela. Ungenile ngesikhathi iWits idlala owobungani neMamelodi Sundowns eGoli ngoLwesibili.
UVan Zyl ubuye watshela Isolezwe ukuthi lo mgijimi uzobe engekho emjahweni ozoba eGreen Point Stadium. Uthe umatasa nemijaho yase-Europe, azama ukwenza kuyo izikhathi ezinhle. UVan Niekerk, ucashunwe kwi-IOL Sport eveza ukuthi akanankinga yokushaya izikhathi zokuya eJapan, lokho uzokwenza maduze.
UVan Zyl, uMadoda noPule bakhishwe ngesexwayiso.
UVan Zyl uthe ngeke bakhohlwe nokuthi u-Adv Mkhwebane uyahluleka wukuhumusha umthetho njengoba wahluleka wukunquma kahle ngodaba lwe-Absa/Bankcorp.
UVarane (27), oseyinqobe kane iChampions League neReal, uphisane ngebhola kuGabriel Jesus maphakathi nesiwombe sokuqala nokuholele egolini likaRaheem Sterling.
UVarane, onqobe i-2018 Fifa World Cup neFrance, wenze amaphutha amabili aphethe ngamagoli nokwenze bahlulwa ngo 4-2 sekuhlanganiswe imilenze emibili yelast 16.
UVaughn Eaton weLegaci Nova uthe ngemuva kokushona kukaMaBrrr kwaqala izingxoxo zokuthi kwenziwe ifilimu ngempilo yakhe.
UVaughn uthe bazoba nenhlolokhono, imininingwane yayo engakaqinisekiswa, lapho bezobheka khona uBrenda. Izobe ivuleleke kubo bonke abantu bakuleli.
UVavi ekhuluma kwi-eNCA uthe njengoba esethole ukuthi uhaqekile uzohlala ekhaya alandele imiyalelo yodokotela.
UVavi ubekhuluma enkonzweni yesikhumbuzo sabacisha umlilo okungoMnuz Simphiwe Morapane (28), Khathutshelo Muedi (37) noMduduzi Ndlovu (40) ebise-Ellis Park Arena, eGoli, izolo.
UVavi ubhale ekhasini lakhe likaTwitter izolo eqinisekisa ukuthi usesekhaya.
UVavi ufake i-video ekhasini lakwiTwitter eyimizuzwana engu-37 lapho ethi iCorona ifike zigawulwe zabekwa kuyena, ayinalo ithuba lokuzenzela umathanda.
UVavi ukubeke kwacaca ukuthi ungomunye wabantu ababhekene nesimo esibucayi kodwa okungasho ukuthi ngeke asinde. Uthe noNgqongqoshe wezeMpilo kuzwelonke uDkt Zweli Mkhize umcobelele ngamasu azomsiza ngalesi sikhathi.
UVavi ungomunye wabantu abaqavile emphakathini osekuvele ukuthi unalo leli gciwane.
UVavi uqhube wathi badinga nokuthi isibonelelo sabangasebenzi sibe wuR550 ngenyanga ngoba uR350 mncane kakhulu. Abezinhlangano ezilwela umphakathi bathe bazoqhubeka nokulwela ukuthi izibonelelo zikahulumeni zibe yimali ethe xaxa ukuze kusizakale abampofu.
UVavi uqinisekise izolo ukuthi uhaqwe yileli gciwane kodwa wathi akazi ukuthi ulithathephi.
UVavi uthe akakhathazekile noma kungathatha isikhathi esingakanani inqobo uma elaphekile. Ephetha uthe lemininingwane ayikhiphayo ngaye uyafisa kube khona abantu abakuzuzayo nokuba yisifundo njengoba ekhuluma ngento abhekene nayo ngqo. Abantu bababaze isibindi sakhe nokukwazi ukuphumela obala akhulume yize kunzima nakuyena. Bebe bodwa abazwakalisa ukuthi bayambeka emkhukekweni yabo, nababaza indlela abakhathalele ngayo abantu.
UVavi uthe bahlele uchungechunge lwemibhikisho kuze kube unyaka ozayo belwela izimfuno zabasebenzi.
UVavi uthe elakuleli lilahlekelwe imisebenzi engu-2 million ezinyangeni ezintathu.
UVavi uthe izinqumo zehhovisi loMvikeli woMphakathi kufanele zihlonishwe kuthi labo abangenelisekile ngazo bazidlulisele enkantolo enkulu.
UVavi uthe okwenza izibalo zinyuke kakhulu wukuvalwa kwezimboni nezemfundo, athe zivalela ngaphandle izigidi zabafundi.
UVavi uthe uNdunankulu waseGauteng, uMnuz David Makhura, wayazi ukuthi iBank of Lisbon ikleliswe yafika ku-21% ezingeni lokuphepha kodwa wavumela ukuthi isetshenziswe ngabasebenzela uhulumeni.