input
stringlengths 1
130k
⌀ |
---|
Uveze nokuthi ayisona isibhicongo indlela okwabulawa ngayo abantu ePhoenix, kepha ukubulala okujwayelekile. Uthe kuyena isibhicongo indlela okwasocongwa ngayo abavukuzi eMarikana ngo-2012. |
Uveze nokuthi babatshelile abaphathi ukuthi bakhokhele abadlali abebengaholile. |
Uveze nokuthi bakhononde nangokungabibikho kwabadayisi basemgwaqweni abathenga kubo izithelo, amaveji, amaqanda nokokuhlanza izindlu. |
Uveze nokuthi bakhulumile nenguyazana ye-ANC kumasipala, beyazisa ngesinqumo sabo nokuthi kufanele sihlonishwe. |
Uveze nokuthi bamatasa ngezingxoxo zokuthi izindawo zokudlela zivumele abantu ukuthi bahlale phansi ngoba okwamanje zizodiliva ukudla, ezinye ziyabavumela abantu ukuthi bazokulanda. |
Uveze nokuthi banezinhlelo zokufaka nokuthuthukisa umphakathi kwezamabhizinisi ezolimo nawezokuvakasha. |
Uveze nokuthi bangu-239 abasebenzi baseMnyangweni wezokuHlumeleliswa kwesiMilo asebehaqeke ngeCovid-19, kanti iziboshwa esezishonile ngenxa yaleli gciwane, zona zingu-15. |
Uveze nokuthi basazobheka kabanzi ukuthi bangobani labo abaye enkantolo bacubungule nobulungu babo. |
Uveze nokuthi bawu-77 221 abaqashi abafake izicelo zokukhokhelwa yi-UIF ngoba izinkampani zabo ngeke zingenise imali ngenxa yeCovid-19. |
Uveze nokuthi baxoxa namakhansela e-ANC anganeme aseThekwini naseMoses Mabhida ngemuva kokuxoshwa yinhlangano yawo. |
Uveze nokuthi bayalwa nenkinga yokubulawa kwezilwane zasendle ngokufaka ubuchwepheshe nokusebenzisana nabantu. |
Uveze nokuthi bazohlangana neSABC baxoxe ngalesi sivumelwano sokusakaza imidlalo abasenza ngo-2015 esizophelelwa yisikhathi ngonyaka ozayo. Isivumelwano sihambisana nokusakazwa kwemidlalo yeBafana emisakazweni yeSABC. |
Uveze nokuthi bebengekho esitelekeni abasebenzi kodwa bebezwelana nabaholi babo abebemiswe emsebenzini wumasipala ngoba besolwa ngokudunga umhlangano womkhandlu. |
Uveze nokuthi besaba nokuthi uyise uma kwenzeka ephuma angayithatha. |
Uveze nokuthi egcina ukuvela enkantolo uMalema kwahlelwa nemantshi nomshushisi ukuba aze abuye enkantolo seliqulwa icala. |
Uveze nokuthi emasontweni ambalwa ezayo bazomemezela uKhomishana omusha waseSARS. |
Uveze nokuthi imingenelo ivalwa namuhla. Ngenxa yeCovid-19 bazoba ikhulu abazosubatha u-42km kanjalo naku-10km. |
Uveze nokuthi incwadi egunyazwa ukuthi aboshwe lo msolwa ibivele isikhisiwe inkantolo. Uboshwa izolo nje yonke le minyaka ubelokhu ebhacile ebalekela amaphoyisa. Ephetha uCaptain Gwala uthe lo msolwa uzovela enkantolo yeMantshi eRichards Bay ngoMsombuluko. |
Uveze nokuthi ingane asanda kuyibeletha uyikhuleliswe uyise. |
Uveze nokuthi iSABC izothola uR1.1 billion ngenyanga ezayo kuR3.2 billion eyayabelwe wona ngonyaka odlule, ukuze itakulwe. |
Uveze nokuthi izingane bezingakutholi ukudla kahle njengoba bezisemakhaya kanti namanje u-43% kuphela okwazi ukuphakelwa ezikoleni. |
Uveze nokuthi iziNhlelo zezingqungquthela ze-ANC zokukhetha ubuholi bezifunda, okubalwa kuzo nesaseThekwini, kulindeleke ukuthi zizoqala noma nini kusuka manje kuze kube sekupheleni kukaMashi noma * -Ephreli. Kuzokwenzeka okufanayo nangezingqungqthela zokukhetha ubuholi bamagatsha. |
Uveze nokuthi kabanawo amakhemikhali anele okucisha umlilo onophethroli nokwenza ukuthi kube nzima ukuwucisha. |
Uveze nokuthi kodwa uvule izandla uma kukhona ofisa ukuthandana naye angamemukela yize ezishade yena. |
Uveze nokuthi kufanele baqinisekise imininingwane yabo bonke abantu abawu-10 million abathola le mali. |
Uveze nokuthi kufanele ikhethe abaholi abayiqonda kahle inhlangano nezimiso zayo konke nemigomo. |
Uveze nokuthi kukhona abazimisele nokuvula amacala ngokunukubezwa ngokocansi. Lo thishanhloko wamiswa ngalo usuku okwafika ngalo ungqongqoshe, owatshela abezindaba ukuthi ubengeke awuqale umhlangano lo thishanhloko esemagcekeni esikole. Lo thishanhloko usolwa ngokupotoza othisha besifazane, ukudelela nokubasabisa. Labo thisha abathi bahlukunyeziwe, bathe balubika udaba emnyangweni nasezinyunyaneni kodwa bangasizakala. |
Uveze nokuthi kukhona ingoma ayenze noDJ Tira kodwa yena ushaya umculo wakhe wokholo. Uthe baningi nabanye oDJ abafuna ukusebenza naye. |
Uveze nokuthi kulo nyaka uzokhipha i-albhamu yakhe yesithathu. |
Uveze nokuthi kunabaholi abaphezulu kwi-ANC angeke abadalule abamthembise ukuthi bazomvotela. “Laba baholi bathi noma bengeke bakwazi ukuphumela obala basijoyine kodwa bathi ivoti labo bazolifaka kwi-ACM,” kusho uMotsoeneng oveze ukuthi uke wahlala emgwaqweni ngesikhathi esemncane ngemuva kokushonelwa ngabazali bakhe. |
Uveze nokuthi kunemitholampilo okulindeleke ukuthi ivulwe ngokusemthethweni phakathi kukaMashi no-Ephreli nonyaka. Uthe sebeyakhile eyisishiyagalombili yale mitholampilo esifundeni sase-OR Tambo, e-Eastern Cape. Uthe ukwakhiwa kweminye sekuhambe kakhulu. |
Uveze nokuthi kunezitshudeni ezibahlinzeke ngeminingwane eshayisanayo ngenhloso yokuhlomula ngoxhaso lwemali ethe xaxa. |
Uveze nokuthi kunohlelo olwenziwa esikhungweni semfundo ephakeme iKing Hintsa College e-Eastern Cape. Uthe amakolishi alandelayo yikolishi iLephalale neNorthlink eLimpopo naseWestern Cape. |
Uveze nokuthi kuqala phansi ukuhlukana phakathi kwe-ANC okubonakale esikhathini esedlule. |
Uveze nokuthi kuyaziwa ukuthi ososayensi bayaxwayisa ngokuthi isifo sikashukela singesinye sezifo ezingamahlalakhona esibucayi. |
Uveze nokuthi kuyimanje ugqigqa odokotela njengoba kunegazi elophele ngaphakathi ebuchosheni bakhe kanti nendlebe yakhe eyodwa kayisezwa kahle. |
Uveze nokuthi kuzoba nezivimbamgwaqo ukuqinisekisa ukuthi abangenayo banemvume. Uthe sekuwumgomo kuwo wonke umuntu ukuthi kuboshwe izikhwama ngoplasitiki, lokhu okuzokwenziwa uma ungena. Kuzobekwa nabasebenzi bezempilo abazohlola izinga lokushisa kubagibeli. UDelomoney uthe ngeke kusavunyelwa ukuthi abagibeli baqinisekise imininingwane yabo nabasebenzi besikhumulo njengoba bekwenzeka. Sekudingeka lokhu kwenziwe nge-internet. |
Uveze nokuthi kwenziwa konke okusemandleni ukuthi asheshe aqashwe ozocija elesizwe. |
Uveze nokuthi leli gxathu alithatha lokushada uSiyacela, lamsiza kokunye njengoba nasesikoleni esezifundise ukuthi angabinabo abangani kodwa abenabantu azwana nabo nje. Uhlelo lwabo lagxekwa ngabanye ababukeli ngenxa yeminyaka yalaba bashadikazi nangenxa yokwakwenzeka kulona. |
Uveze nokuthi lokhu kulimala kuphinde kwaqhubeka ngesikhathi ezilolonga ngoMeyi. |
Uveze nokuthi nabo sebegilwe yizigebengu kaningi zigqekeza lezi zindlu yingakho bengasahlali khona isikhathi esiningi. |
Uveze nokuthi namahlanje abasebenzi bezempilo bazogasela eMlaza ukuze kuhlolwe inqwaba yabantu ukuthi abangeniwe yini yilo mkhuhlane. |
Uveze nokuthi namanye amaphoyisa omgwaqo anesandla ekwenyukeni kwezingozi ngenxa yokugwazisa izaphulamthetho. |
Uveze nokuthi namuhla uMbuso uhlele ukuletha ufakazi ozonekela inkantolo isimo sezimali zikaKhanyile. |
Uveze nokuthi nezinkabi ayenazo ziyazi kubo futhi azikaboshwa. |
Uveze nokuthi ngaphambi kokuhamba kwiC. D Cova da Piedade, akhona amaqembu azwakalise ukumfuna. |
Uveze nokuthi ngaphandle kokulingisa ufuna ukungena emculweni, okuyinto ayithanda kuqala, nokuba wumsakazi. |
Uveze nokuthi ngasohlangothini lokushaywa kwamagoli, baphezu kwezinhlelo zokuthola umgadli obukhali ozokwazi ukulekelela abagadli babo oBongi Ntuli noMajoro (Lehlohonolo). |
Uveze nokuthi ngasohlangothini lwabo sebeqedile ukukhanda obekonakele eMabhida. |
Uveze nokuthi ngaso sonke isikhathi kuzomele abaphenyi bazise amakhansela nabasebenzi bakamasipala nongqongqoshe ngokuqhubekayo. |
Uveze nokuthi ngesikhathi sikaNcibijane bancane abantu ababengenabo utshwala emakhaya ngoba bavalwa abanye sebevele bebuthengile, nokuveza ukuthi abantu uma bephuzela emakhaya konke kungahamba kahle. |
Uveze nokuthi ngisho zingafika izivikelo bakhathazekile ukuthi amalungu abo awaqeqeshelwe ukuzisebenzisa. |
Uveze nokuthi ngosuku olulandela okwakubhikishwa ngalo, abazali bafika esikoleni bezokhipha ngoshova izingane zabo. Kuthiwa abazali babethi abafuni ukugembula ngempilo yezingane zabo ekubeni amathoyilethe engekho, kube wukuthi nalawa ayekhona omgodi exegelwa indawo yokuhlala uma abafundi bezikhulula. Bathi izingane ziyobuyiselwa esikoleni mhlazane kwalungiswa kahle amathoyilethe wumnyango oyaziyo inkinga yawo. |
Uveze nokuthi njalo uma kudlala lawa maqembu isimo sezulu sivamise ukungabisihle noma ngabe kudlalelwa eGoble Park noma eFNB. |
Uveze nokuthi njengoba engakhiphanga i-albhamu ngePhasika uyoze akhiphe ngoNovemba. |
Uveze nokuthi okumxakayo wukuthi kuke kwashuba isimo ngenxa yokuthi umyeni wakhe ubesolwa ngokuthi ufuna ukuthatha isikhundla sikathishomkhulu. |
Uveze nokuthi okunye okubhebhethekisa isimo ukuthi umyeni ubehlongoza ukuthatha isithembu. |
Uveze nokuthi okwamanje, ubuholi besifundazwe bebungakanqumi ukuthi ngubani ozoba ngumkhulumemi wombutho njengoba uNkk Nomagungu Simelane-Zulu esenguNgqongqoshe wezeMpilo esifundazweni. |
Uveze nokuthi omakhelwane bakhe ababili benzakaliswa kanzima ePhoenix, kangangoba baze bayolala ezisibhedlela omunye waphuka wafakwa insimbi onyaweni. |
Uveze nokuthi sebehlangane nenkampani iJaltech ezokwakha isikhwama esinguR2 billion emkhakheni wezokwakha. |
Uveze nokuthi sebeyazi ngecala elivulelwe amaphoyisa kamasipala, athe lingamanga futhi bazolilandela. “Wanikwa isexwayiso esanele kodwa wakhombisa ukudelela umthetho ngoba esekwa yikhansela elihlangene naye. Useke wahlawuliswa uR4 300 ngenxa yokuphula umthetho nokungabi nayo imvume. Kumele aye eNkantolo eNtuzuma ngoDisemba 7 ukuyokhuluma ngendaba yenhlawulo. Sithole nokuthi incwadi ayisayinise umphakathi uthathe nabantu abangahlali kuleya ndawo,” kusho yena. |
Uveze nokuthi ubize umhlangano wokudingida umsebenzi weKZN Social Cohesion and Moral Regeneration Council, ngoba akakholwa ukuthi ikwenza konke eyayisungulelwe kona njengoba ishaya ngonyawo lonwabu. |
Uveze nokuthi uDan okukholakala ukuthi uKhuphe waqale waqamaba amanga wathi abagilwa bavakashele ekhaya ngesikhathi ebuzwa ukuthi bakhuphi. |
Uveze nokuthi udawewabo ubephila kabuhlungu ngoba ubehlukunyezwa mihla namalanga kodwa ubesaqhubeka nokuthandana nomsolwa. |
Uveze nokuthi uhambele la okubulawe khona uNdaba lapho athe ufike wakholwa ukuthi umuntu ombulele ubemfuna efile ngempela. |
Uveze nokuthi uhlu lwamagama abantu abazovota emihlanganweni yamagatsha, amaBranch General Meetings (BGMs) selubuyile eLuthuli House. |
Uveze nokuthi uhulumeni kumele abambe iqhaza ekunqandeni ukuthutheleka kwabokufika kuleli abangenawo amaphepha abagunyaza ukuba seNingizimu Afrika. |
Uveze nokuthi uke wahlaselwa ngoMashi amakholwa ebandla lakhe ebambe inkonzo kwakubi. Ukhombise i-video lapho amakholwa ayefuna khona ukumudla luhlaza . |
Uveze nokuthi ukube unomuntu wesimame athandana naye ngabe uyamkhulumela kodwa uzothula ngoba uwufata. |
Uveze nokuthi ukungenelela kwe-AfriForum, ngoLwesibili ethembise ukusiza umndeni kaMeyiwa ukuthola ababulali ukuze bashushiswe, kuwukuhlambalaza uphiko lwezokushushisa amacala omphakathi iNPA. |
Uveze nokuthi uma kwenzeka ekhala ngaphansi, uyosihlonipha isinqumo sentando yabantu eqenjini. Uvumile ukuthi iDA ibhekene nezinkinga, wathi akangabazi ukuthi yena uzoba nalo ikhambi lezinkinga. |
Uveze nokuthi umasipala sewusezinhlelweni zokuluyisa enkantolo udaba lokuphazanyiswa kokwakhiwa kweFET. |
Uveze nokuthi uMengameli wezwe uMnuz Cyril Ramaphosa nguyena ozovula lezi zingqungquthela. |
Uveze nokuthi umfowabo ubuyele esikoleni emva kokuchazelwa abezemfundo ukuthi isikole asinalo ilungelo lokummisa umfundi ngaphandle kokulandela umthetho futhi ingekho incwadi eqinisekisa lokhu. |
Uveze nokuthi umincele ukuthi umbango wokuvika izembe uhambe uze uyofika emidlalweni yokugcina yeligi. |
Uveze nokuthi uMnyango wakhe usebenzisana neSantaco ukwenza ezempilo zifinyelele kalula ngisho nakubagibeli. |
Uveze nokuthi uMnyango wezokuThutha uzophinde wakhe amabhuloho ngokubambisana nombutho wezokuVikela kuleli okuzodla uR115 million. |
Uveze nokuthi umshayeli wemoto eshayise iphoyisa akabalekanga kodwa uthathwe amaphoyisa. |
Uveze nokuthi unethemba lokuthi iHollywoodbets akhona amalungelo ezowathenga okusakazwa kwale ligi eziteshini ezinkulu zikamabonakude kuleli. |
Uveze nokuthi uPhat Joe ungumngani omkhulu womphathi wezinhlelo. |
Uveze nokuthi usexhumene noMnyango wezokuMbiwayo nezaMandla othembise ukuthi uzothumela ochwepheshe abazoza bezohlola le ndawo. |
Uveze nokuthi uyazifela ngemfashini futhi uma egqoke izingubo zabesifazane uzizwa ehlukile enokuzethemba okukhulu. |
Uveze nokuthi uyiqhathanzipho lesidalo, yikho ehlale ezidlele amasudu ebukeka kahle ngaso sonke isikhathi. |
Uveze nokuthi washaywa uvalo wavevezela ethola ucingo lokuthi uyaqashwa kulo mdlalo onenqwaba yababukeli. |
Uveze nokuthi wayehola uR60 000 ngenyanga kuKhozi FM kodwa naye wayenzela iSABC imali. |
Uveze nokuthi yena unguzifozonke ngoba ulapha kwasani okugulisa isidalwa esingumuntu. |
Uveze nokuthi yize lesi sifundazwe sesithathwa njengesihamba phambili ngesibalo sabantu asebehaqekile, kodwa kuyajabulisa ukuthi sihamba phambili futhi ngesibalo sabantu abamphonsayo umbalane. |
Uveze okwenza uMeyiwa asondelane nenhliziyo yakhe. |
Uveze ukuhi waqala ukudlala izinombolo anqobe ngazo ngo-2007 engazishintshi ngoba wayekholelwa kuzo. |
Uveze ukuthi * -1 gig we-data yakwaVodacom ubiza uR159 eNingizimu Afrika bese uba uR108, 55 eLesotho bese uba wuR40 eNigeria. |
Uveze ukuthi ababukeli balo mdlalo bazoqhubeka nokuwuthakasela. Uthe isizini yesibili izoqala ngegiya eliphezulu njengoba eyokuqala izophela ngesigameko esibuhlungu. |
Uveze ukuthi abaculi abadumile abaphenyayo omunye owe-hip hop kuthi omunye kube owe-Afro. |
Uveze ukuthi abacwaningi mabhuku bazohambela bonke abaqashi abakhokhelwe imali yeCovidTERS baphenye ukuthi imali ifinyelele yini kubasebenzi, uma imali ingayanga kubasebenzi abaqashi bazoboshwa babhekane namacala okukhwabanisa. |
Uveze ukuthi abafundi bazamile ukubika esikoleni ukuthi kunothisha obahlukumeza ngokocansi kodwa abazange balalelwe bagcina ngokubhikisha ngaphandle kwamasango esikole ngoMsombuluko. |
Uveze ukuthi abagcinile kodwa basazoqhubeka nokukhipha amanye amasheya, banikeze kakhulu abavele basenkampanini. |
Uveze ukuthi abakaqedi ukusayinisa njengoba kunabadlali ababili bangabaphandle athe bazobethula maduze. |
Uveze ukuthi abakokotelile bazohlawuliswa uR8 657,93 nemali yeminyaka akade bekokotela ngayo ugesi. |
Uveze ukuthi abakwaGupta bashushumbisa u-R287 million, abawuthola kwi-Estina Dairy Farm Project. |
Uveze ukuthi abalaleli bohlelo locansi abanalo no-Alex Mthiyane kuGagasi FM, iSex Indaba, bazozwa umehluko kulolu lwethelevishini njengoba izinto eziningi bengeke bazibeke ngembaba. |
Uveze ukuthi abamatekisi abakweletayo amanye amabhange azobanika izinyanga ezintathu bengakhokhi izitolimende zabo. |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.