input
stringlengths
1
130k
Utshele inkantolo ukuthi wayegcwele ukudinwa nenzondo ngosuku adlwengula ngalo umgilwa eqhutshwa yizidakamizwa kanti futhi wayengenandaba nalutho. UNinow uthe isimo sakhe somqondo nobudedengu bakhe kwaqala emasontweni amathathu ngaphambi kwesigameko ngemuva kokuyeka ukuphuza amaphilisi akhe.
Utshele inkantolo ukuthi wayesebenza esiteshini ngo-Agasti nyakenye ngesikhathi kungena uMbatha esiteshini ephethe ubhakha wengane opink ememeza ethi ucela usizo lwamaphoyisa usekhathele ukuphoqwa ukuthi adle inyama yomuntu.
Utshele intatheli ukuthi uzoyibopha, ukubhalwa kodaba sekuphazamise izinto ngoba umndeni ubusamncenga.
Utshele Isolezwe ngeSonto ukuthi bengumndeni bangakuthokozela ukubona uSifiso egijima kweZimnyama.
Utshele Isolezwe ngeSonto ukuthi lo mphumela ufisa ubuyise umdlandla kubadlali bakhe.
Utshele Isolezwe ngoMgqibelo ukuthi akusekho okunye okufanele kwenziwe ngumqeqeshi uStaurt Baxter, njengoba isivele isinyathela amasimba abantwana, ngaphandle kokulungisa abadlali bakhe ngokomqondo ngoba amaqhinga ubacushisile ngawo emidlalweni yokungcweka.
Utshele Isolezwe ngoMgqibelo ukuthi benoNksz Langa baqala ukujola besafunda ndawonye esikoleni. Uthi babuye bahlukana, lokho kwenza ukuthi ingoduso yakhe ishade noMnuz Njabulo Mthethwa, osashona.
Utshele Isolezwe NgoMgqibelo ukuthi kubuhlungu nakuyena ukubona unina wezingane zendodana yakhe ekhala ngezinhlungu umzuzu nomzuzu. Kuvela ukuthi eMshiyeni bayagweva nencwadi emgunyaza ukuba adluliselwe kwesinye isibhedlela ayothola usizo olwehlukile.
Utshele Isolezwe ngoMgqibelo ukuthi uphuma esibhedlela. Uyise, uMnuz Dumisani Xulu uthe inhliziyo yakhe igaya izibozi ngalesi sigameko esehlele indodana yakhe.
Utshele iSolezwe NgoMgqibelo ukuthi uyise nomakoti wakhe bangamathe nolimi. Uthi ubengakaze acabanga ukuthi uyise angagila le migilingwane athi ihlasimulisa umzimba.
Utshele Isolezwe ukuthi akulula ukuba kulo mkhakha wokuzivocavoca ngoba kumele umzimba uhlale usesimeni. Uthe sebebaningi abenza okufanayo, okwenza nezinga lokuncintisana libe phezulu. Uveze ukuthi yize eqinisekisa ukuthi ujima zonke izinsuku, kuyenzeka umzimba ungavumi kodwa kumele aziphoqe.
Utshele Isolezwe ukuthi babehlala noninalume nomfowabo omncane emjondolo eTembisa, eGauteng, ngesikhathi esha.
Utshele Isolezwe ukuthi incwadi yamukelwa uMnuz Thami Mbanjwa onguMqondisi oMkhulu ehhovisi leNhloko yoMnyango ngoMsombuluko.
Utshele Isolezwe ukuthi isidilike kaningana ngenxa yemvula, walubika udaba lwakhe ekhanseleni. Ngaphandle kokuthi akanawo amandla okuyiphahleka indlu, nemali yesibonelelo sikahulumeni ayanele njengoba ondla abazukulu ababili abashonelwa abazali.
Utshele Isolezwe ukuthi: “Kuyiqiniso ukuthi ngiyahamba kwiSundowns. Inkontileka yami iyaphela ngenyanga ezayo, ngeke ngisayivuselela. Okwamanje alikho iqembu esengisayine kulona kodwa kuzobonakala ngokuhamba kwesikhathi.”
Utshele Isolezwe ukuthi lokhu kungcola okuwubugebengu obenziwa yileli qeqebana lojele, kuzibuyisela emuva izinhlelo zomnyango zokuhlumelelisa izimilo zeziboshwa. Uthi inhloso yokuhlumelelisa isimilo sesiboshwa, ukuthi uma siphuma ejele sibuyela emphakathini, sibe ngumuntu ozelwe kabusha.
Utshele Isolezwe ukuthi namanje isabalimaza indaba yemenenja ababeyiqashile njengoba eminye imicimbi bezwa ngayo isidlulile.
Utshele Isolezwe ukuthi ngeke ayivikele ngoba yonile, amaphoyisa kumele enze umsebenzi wawo.
Utshele Isolezwe ukuthi ngoJulayi 7, wayengazizwa kahle kodwa wazitshela ukuthi mhlawumbe umzimba wakhe ukhathele ngakho ukuya emsebenzini kodwa wagcina eyile okwathi uma ehlolwa ukushisa kwatholakala ukuthi kumi ku-36.6.
Utshele Isolezwe ukuthi selokhu kuqale isivuvu sesibili seCovid-19 kushone abangcwabi abayisithupha kanti abahlanu balele ezibhedlela.
Utshele Isolezwe ukuthi ubengazi ukuthi nguyena uthunjana wasenyuvesi kulabo abebezokwethweswa iziqu.
Utshele Isolezwe ukuthi ubevele ethunga ama-track suit ezikole, asegxile kuwona njengoba sekuvuliwe ezikoleni. Okwamanje usebenzela kwakhe lapho ethungela khona afundise nokuthunga.
Utshele Isolezwe ukuthi ubone ukuthi kumele abonge ngenhlanhla emvelele njengoba abantu behlale bebanjwa inkunzi baze babulawe.
Utshele Isolezwe ukuthi ubonga uyanconcoza kubantu abamvotelile ukuze athole lo mklomelo ngoba ngaphandle kwabo ubengeke aze afinyelele lapho ekhona.
Utshele Isolezwe ukuthi uholela ingane kadadewabo eneminyaka engu-17 efunda uGrade 12 eMzinto Secondary. “Ngaqala ukuhlala nengane kadadewethu ngo-2016 kodwa bengingakwazi ukuyiholela. Ngashonelwa yingane eyayihola imali yesondlo, ngathola ukuthi isavela emabhukwini akwaSassa (South Africa Social Security Agency), okubambezele ukuthi ngikwazi ukuhola eyezintandane."
Utshele Isolezwe ukuthi ukhule ebuka uyise enza amabheshu futhi uyise ubesebenzela eDalton, eThekwini.
Utshele Isolezwe ukuthi umndeni wakhe wenqabile ukuthi avule icala ngoba abaziwa abamsabisayo.
Utshele Isolezwe ukuthi uzalelwe waphinde wakhulela eZimbabwe.
Utshele Isolezwe ukuthi uzobuyela kahle emsebenzini wobudokotela kuleli sonto.
Utshele Isolezwe ukuthi waqala ukufunda ngo-2004 wayeka ngo-2006, waqhubeka ngo-2012 ngenxa yezinkinga zemali. Ubevele engunogada oyitoho eMgungundlovu ngaphambi kokuyozinza eGauteng ngo-2018.
Utshele Isolezwe ukuthi washayelwa ucingo abasekhaya eMtubatuba ngesikhathi eseThekwini ngokusebenza. Uthe watshelwa ukuthi indodana yakhe eneminyaka engu-17 iyagula.
Utshele Isolezwe ukuthi wasungula leli bhizinisi ngo-2009 enamakamelo amathathu okulala izivakashi.
Utshele Isolezwe ukuthi waya emtholampilo ngakusasa ukuyobheka ukuthi indodakazi yakhe yafika yini khona ngosuku eyanyamalala ngalo.
Utshele Isolezwe ukuthi wezwa ngabazalwane ngesimo salo mndeni.
Utshele izintatheli ukuthi bawenze wonke amalungiselelo okuthi abafundi baphase ngoba bekunamakilasi okuzilungiselela ebusika azoba khona nangentwasahlobo.
Utshele izintatheli ukuthi ngeke kulalwe ePhalamende ngoba bafuna imitholampilo isebenze imini nobusuku.
Utshele izintatheli ukuthi ukuvulwa kwamasonto kuleli dolobha njengamanje kungabeka amakholwa engcupheni.
Utshele leli phephandaba ukuthi kusamkhathaza namanje ukuthi akakhumbuli ukuthi kwenzakalani ngobusuku bengozi.
Utshele leli phephandaba ukuthi namhlanje bazoba nengqungquthela iSouth Coast Business & Music Conference lapho kuzobe kukhuluma khona izikhulumi ezahlukene.
Utshele leli phephandaba ukuthi ngaphambi kokuthola indawo kwiThe Herd uke wazama inhlanhla kwiThe River ku-1Magic kodwa izinto zangahamba kahle.
Utshele leli phephandaba ukuthi usazoqhubeka nokudlala ibhola ngesizini ka-2019/2020. Untanga yakhe uTeko Modise umemezele ukuthi usewaphanyeka emgibeni ekupheleni kwesizini edlule.
Utshele leli phephandaba ukuthi useqale uhambo lwedlozi.
Utshele leli phephanda ukuthi yize eyintandokazi ebukeka ijabule ezinkundleni zokuxhumana futhi echaza abaningi kodwa inkulu indaba abhekene nayo ngaphakathi nemenza abe nengcindezi ngokomqondo kanjalo nokhwantalala.
Utshele leli qembu ukuthi ukufika kwalo eNingizimu Afrika kusemqoka njengoba kuqondene nomgubho woSukulwe Nkululeko.
Utshele omele umnyango u-Advocate Chris Erasmus, ukuthi abanye abafundi bahlala emahostela futhi sebebuyele emakhaya abanye baya emaholidini. Omunye umfundi kuvele ukuthi uyashada ngempelasonto.
Utshele osomabhizinisi abebehambele umcimbi wesidlo sasekuseni ukuthi iNingizimu Afrika imatasa ilungisa izinto ezibalulekile emuva kokuthi ike yangenza kahle.
Utshele uBabes ukuthi yize ebekwenye inkantolo kodwa ngokuzayo kumele agcine isikhathi ngoba ngeke kulindwe yena.
Utshele umndeni ukuthi usekhulumile nophiko olujutshwe ukuthi luphenye ngokubulawa kukaNdaba ngoba efuna ukwazi ukuthi seluhambe kangakanani nophenyo.
Utsheliwe ukuthi iSilo sasingekho kukhulunywa udaba lwakhe njengoba lwakhulunywa emhlanganweni womkhandlu wasoSuthu. Kube sekunqunywa ukuthi uMgilija akahambe ayoshweleza kuwona umkhandlu, nokuyiwo obudingida udaba lwakhe. “Utsheliwe ukuthi ubhiya awukho, wahamba wabuye wabuya waphinde wathi ufuna ubhiya. Wabuzwa ukuthi ungowaphi yena engalaleli ngoba uyatshelwa ukuthi ubhiya awukho. Indoda ibe isibuza ukuthi uphi uMam’ uPhenyane ngoba kuthiwa akazombulala, yaqala yamdubula, kwadubuleka nendodakazi kasisi onengane enezinyanga ezintathu,” kusho ilungu lomndeni. “Utshelwe ukuthi udaba lusenkantolo namhlanje. Idokodo alizange lilethwe enkantolo. Ube eselicela, usalinde lona.” UTshepang Maubane uthe: “Ngabe kuphephile kodwa ukuthi omama abancelisayo bagome?” UTshepiso Mpotle oyilungu leqembu lowokholo iSpirit of Praise kuthiwa ungaphandle ngebheyili kaR4000. UTshepiso Sello Phiri onguphrojusa walo mdlalo ngaphansi kwenkampani iKnown Associates Entertainment, uveze ukuthi baqale ukuthungatha abalingisi bawo ngonyaka odlule ngesikhathi sikathaqa ezweni. UTshepo Chokwe (25), waseLimpopo wenza unyaka wesithathu ezifundweni zokuba udokotela. UTshidi uthatha isinqumo sokushada uGadaffi futhi bahlanganise amafa kanti uhlela ukuthi ambulale ukuze ezothatha imali yakhe. UTshite (21), ozalelwe eRustenburg, ungomunye wabagijimi abazomela iNingizimu Afrika kuma-African Games azoba seRabat, eMorocco, azoqala ngo-Agasti 16 aphothulwe ngo-Agasti 30. UTshivhengwa uthe njengoba amanye amazwe esevale izivakashi ezivela eNingizimu Afrika, uhulumeni kufanele agqugquzele abantu ukuthi bavakashele kwezinye izifundazwe zakuleli. UTsholofelo waziwa kakhulu ngokulingisa indawo kaMeme oyiqola elinenkohliso kuMuvhango kuSABC 2. UTsholo uthe uThobela uqeqeqesha uGabriel kanti uJan Bergman yena uqeqesha uVuyo. UTshutsha uthe isiteleka sabo sisazoqina ngoba kungenzeka bajoyinwe abasebenzi bale nkampani abasePinetown, Newcastle naseMpangeni. Utshwala abuvumelekile ukuthi buphuzelwe ezindaweni zomphakathi okubalwa amabhishi namapaki, ngaphandle kwasezindaweni ezinemvume yokuthi zibudayise; “Utshwala abuvunyelwe ukuthi busabalaliswe emphakathini,”usho njalo. Utshwala bese buvalwa okwesibili emuva kokubheduka kweCorona. Utshwala bona uthe buzodayiswa kodwa bungaphuzelwa ezindaweni obudayiselwa kuzo. Utshwala bona uthe ngeke nje buthuthwe njengoba bumisiwe, ngaphandle kotshwala obuyiswa ngaphandle kwamanye amazwe, nobusetshenziselwa ezempilo nobokwenza ama-sanitiser. “Utshwala bubulala abantu ukudlula ezinye izidakamizwa ezikhona kodwa abuthathwa njengesidakamizwa esiyingozi. Ucwaningo olusanda kuvela kuThe Lancet lukhombisa ukuthi baningi abantu abashona ngenxa yotshwala futhi abanye bangenwa yizifo okubalwa kuzo umdlavuza ngenxa yawo,” kuqhuba uNkk Gourand. Utshwala buvulwe kuleli esigabeni sesithathu sokuvalwa kwezwe ngoJune 1. Utshwala buvulwe ukuthi budayise ngoJuni 1 ngesikhathi leli lizwe lingena esigabeni sesithathu sokuvalwa kwezwe. Bavulwa ngaphansi kwemibandela njengoba budayisa kusukela ngoMsombuluko kuze kube wuLwesine kuphela. Utshwala buvumeleke ukudayiswa kusuka ngoMsombuluko kuze kube uLwesihlanu ngo-9 kuze kushaye * -5 ntambama. Ngempelasonto nangamaholidi abuvumelekile ukudayiswa. Azikavunyelwa ukusebenza izindawo zokuzijuxuza ebusuku. “Utshwala buyingozi futhi bubulala izitho zomzimba futhi abantu baphathwa yisifo somdlavuza. Kwesinye isikhathi budala izilonda esiswini ngenxa yokuphuza ngokweqile nokuphuza utshwala obungekho esimeni esilungele umzimba womuntu.” “Utshwala buzodayiswa ngokwamalayisensi okusebenza kwalezo zindawo, kodwa abukho utshwala obuzodayiswa ngesikhathi esingavunyelwe ukuhamba kwabantu (12 ebusuku kuya ku-4 ekuseni),” kusho uRamaphosa. Utshwala isikhathi esiningi busetshenziswa ukuvala izinkinga ezithize umuntu asuke ebhekene nazo. Kodwa akhohlwe ukuthi uzokhohlwa izinkinga okwesikhashana ziphinde zibuye. Kubukeka sengathi kukhona nomyeni wakho asuke ezama ukukuvala ngotshwala. Zihamba kanjani izinto phakathi kwenu? Kuhamba kanjani emsebenzini wakhe? Akukho ongakucabanga okungamenza azifake otshwaleni ngale ndlela? Utshwala isona sidakamizwa esisetshenziswa kakhulu entsheni kuleli," kusho uMsane.
“Utshwala! Ngeke ngisaphinde ngibuphuze. Utshwala namantombazane kuyabulala. Cishe ngafa. Isibindi siyingozi ngoba senza umsebenzi obalulekile emzimbeni.
UTSHWALA obushaqwe amaphoyisa izolo ethaveni yaseDundee KwaZulu-Natal. Isithombe: Sithunyelwe
“Utshwala obutholakele bungabiza ngaphezu kukaR2 million. Abasolwa abathathu bavele enkantolo yeMantshi yasePort Shepstone ngoLwesihlanu ngamacala okutholakala nezimpahla ezingekho emthethweni,” kusho uLt Col Zwane.
UTSHWALA obutholwe kobebulayishe emotweni yakhe ngesikhathi amaphoyisa enesivimbamgwaqo kuM4 eThekwini
Utshwala uthe buzodayiswa kusukela ku-10 ekuseni no-6 ntambama, ngoMsombuluko kuze kube uLwesine.
Utshwala uthe buzodayiswa ngoMsombuluko kuya ngoLwesine, ngo-9 ekuseni kuya ngo-5 ntambama.
Utshwala uthe sebuzodayiswa ngamahora ajwayelekile, sekudayiswa nangempelasonto sebuzodayiswa. Umemezele nokuthi wonke amazwe kuzovumeleka ukuba abantu bawahambele, kuzoqiniswa imithetho kwabangena kuleli. “Lokhu siyathemba kuzolekelela kwezamabhizinisi ikakhulukazi umkhakha wezokuvakasha nezokugcebeleka.”I
UTsolekile uveze ubugovu nonya akuthole ngesikhathi ejeziswa yiCSA, wakhomba ngenjumbane abanye babaholi abasola ngokumbophela amanqina enyathi.
UTsotetsi uthe ngenxa yokuzalwa ngaphambi kwesikhathi izingane zisagcinwe egumbini labasesimeni esibucayi esibhedlela ezikuso. Uthe abantu bakuleli bazozibona uma sezikulungele ukubonakala emphakathini.
UTsotsobe (33) utholwe enecala lokupheka imidlalo kanti icala lakhe lilandela elikaGulam Bodi owavalwa iminyaka engu-20 ngenxa yokupheka imidlalo ye-T20 eyayiphakathi kwamaLions namaTitans. UTsotsobe usedlale amaTest amahlanu, ama-ODI angu-61 nama-T20 angu-23 kumaProteas.
UTsotsobe ngumdlali wesithupha ukutholwa enecala lokupheka imidlalo nenkohlahlakalo, ulandela uJean Symes, Ethy Mbhalati, Pumelela Matshikwe, Thami Tsolekile no-Alviro Petersen bonke abagwetshwe kule minyaka engu-12 edlule. Uphenyo lwe-CSA beluphethwe ngamaphoyisa, oKlebe namaphenyi abazimele.
“UTsotsobe uwavume wonke amaphutha akhe okungalandeli umthetho nawenkohlakalo. Yize ungekho umdlalo owagcina uphekiwe kodwa kuyacaca ukuthi izinhlelo zokupheka imidlalo zazenziwe futhi naye esehehiwe ukuthi enze lokhu. Yingakho sikhethe ukumvimba ukuthi aqhubeke nokuba semdlalweni wekhilithi,” kusho isikhulu esiphezulu se-CSA, uMnuz Haroon Lorgat.
UTsutsulupa akasoli uSono ngokudayisa abadlali kodwa ukhala ngokudayisa isigamu sonke seqembu phakathi nesizini.
UTu (60), owake walingisa efilimini yodumo esihloko sithi
UTua uveze lokhu ephawula kwithelevishini ngemuva kokuqokwa njengomdlali ovelele kade bebhekene neCape Town City koweligi ngempelasonto.
UTubane thi nsukuzaphuma abezindaba babika ngemikhandlu okudliwa khona imali izimo ezimapeketwana.Udalule nokuthi uke wabamba umhlangano abebizelwe kuwona oKlebe, befuna ukubopha imenenja kamasipala omncane (angawudalulanga igama lawo) ngoba ithenge iloli elithuthela umphakathi amanzi.
UTubane uqhube wathi kwesinye isikhathi imikhandlu ikhala ngokuthi ayiyitholi imali kodwa uma sekubhekwa ukuthi yenzani ngale esuke yabelwe yona, kungabonakali lutho.
UTubane uthe lolu phenyo olwenziwa inkampani yakwaMdledle SC, lukhokhelwe umnyango.
UTubane uthe uHlomuka nomngani wakhe bashonele endaweni yesehlakalo.
“UTukelo noPielo bekuyizingane ezilungile nezihloniphayo. Kunzima kakhulu emndenini ngoba besikade sifihla ugogo ekuqaleni konyaka njengoba sekushona bona,” kusho uNksz Xoliswa Mabe womndeni.
UTuks uveze ukuthi unethemba lokuthi ukhona umculo omusha azowukhipha kulo nyaka.
UTuks, uzakhele udumo eminyakeni eyedlule ngezingoma okubalwa kuzo ethi 525 600 Minutes, I Love You Back, nezinye eziningi.
UTumelo Lenyana (18), waKwaMashu Kwa-K, uthe okubalekelele kakhulu ngesikhathi bezilungiselela ukubhala wukwenza amakilasi engeziwe ukuqinisekisa ukuthi basheshe bayiphothule isilabhasi ukuze babe nesikhathi esanele sokubuyekeza.
UTUMELO Moloi efutha i-hydrogen peroxide eyisibulalimagciwane. Yena nozakwabo uBheki Rachilo noDada Maseko bagqugquzela ukuthi kufuthwe ezikoleni ukuze kuphephe abantwana
UTumelo Moloi nozakwabo uDada Maseko noBheki Rachilo beMist Hygiene, eThekwini naseGoli, babone ukubaluleka kwalo msebenzi bahlanganisa amakhanda bakwenza kwenzeka.
UTumelo Mothotoane owethula lolu hlelo lwezindaba lwaphakathi nesonto ngokubambisana noKini Shandu, uxoshwe engazelele esekhefini lezinyanga ezintathu lokuyoteta ingane yakhe yokuqala.
UTumelo ube esekhumbuza abalandeli bakhe ukuba baqhubeke nokumvotela njengoba eqokwe emkhakheni womethuli wohlelo ovelele kowezindondo zamaSouth African Film And Television Awards (Safta).
UTumelo weneke konke ngokuxoshwa kwakhe kuFacebook izolo ekuseni.
UTumi Morake uveze ukuthi akazi nokuthi athini ngezindaba zokudlula kwalesi sihlabani.
UTumi ubethi ubhonga emswanini ngokudlula emhlabeni kwabantu besifazane abasendimeni yezokungcebeleka.
UTumi usethe uyaxolisa kakhulu ngaleli phutha alenzile.
UTumi uyilahle ngokufaka isithombe sikaCandy Tsamandebele ekubeni yena esadla anhlamvana. Empeleni uTumi ubeqonde ukulilela ukuhamba emhlabeni kukaCandy Moloi obenguVho-Makhadzi kuMuvhango.
UTumi uyilahle ngokufaka isithombe sikaCandy Tsamandebele esikhundleni sikaCandy Moloi, oshonele esibhedlela sasePitoli ngoLwesibili ntambama.
UTumi uyingane ehlala idumaza umndeni wayo ngaso sonke isikhathi.
uTumi uzowuhola yini umphakathi ukuthi uziphindiselele kuLindiwe.
UTUSA ukuhloniphana njengento eyenza basebenze kahle uMahoota ogubha iminyaka engu-20 esebenza ngokubambisana noVetkuk.
UTUSA ukuphuma kwabo baye ebantwini ngokuthi yikho okuholele ekutheni zinyuke izibalo zokulalelwa koKhozi umphathi-siteshi obambile, uSbongi Ngcobo.
Utuse ubuqhawe bukamufi wathi ngeke bamkhohlwe futhi bazoqhubeka lapho egcine khona.
Utuse ubuqhawe bukaZuma wathi bambalwa abantu abangamelana nokudicilelwa kwesithunzi sabo njengaye.
Utuse umaskanda ongasekho, uMjikijelwa Ngubane, ngokumsiza ukuthi agcine eseyimbongi eyaziwayo ngemuva kokuhlangana naye ehostela laseDube eGoli.
Utuswe nawuMengameli Cyril Ramaphosa ohlehlise inkulumo yakhe ebhekiswe esizweni ebizoba ngo-7 kodwa yaze yaqala ngo-7.30.
UTu ube eseyohlala e-England kodwa wabuyela kuleli esozolingisa indawo kanina kaShaka efilimini. Wabuye walifulathela elakuleli eseyogoba amadlangala e-US lapho afike wafunda eManhattan School of Music.
UTu yindodakazi yezingwazi zamaciko akuleli angasekho futhi ahlonishwa umhlaba wonke, u-Alfred Nokwe noPatty Nokwe. Ngaphandle kokulingisa, uTu ungomunye wabaculi abahlonishwayo futhi owaduma ngengoma eyayithi Inyakanyaka nethi Zonkizizwe.
UTwala kungenzeka angene ohlwini lwabadlali abazochithwa yiChiefs ngaphambi kokuqala kwesizini entsha.
UTwala ubekade elizwa ngendaba ijezi kwiChiefs ngaphansi komqeqeshi uSteve Komphela.
UTwala ukhonjwe indlela yiChiefs kanye nabanye abadlali okukhona kubona uTsepo Masilela, Sibusiso Khumalo, Edmore Chirambandare noKeagan Buchanan. Emasontweni edlule usihlalo weTeam of Choice, uFarook Kadodia, uthe abazimisele ukuguga amaphakethe ngaye kwazise ubesenenkontileka naMakhosi. Wathi bazolinda babone ukuthi isimo sakhe sizogcina kanjani ngoba iChiefs isazomemezela abadlali ebachithayo.
UTwala uthe akanankinga ngokucela uxhaso kuhulumeni kukaMafokate, kodwa akumele aqambe amanga ngokuthi lolo xhaso ufuna ukulwenzani.
UTwala uthe bajabule ngokwethula umdlalo wokuqala oyi-telenovela, ozobonakala esiteshini sabo sase-Afrika. Wathembisa ababukeli ukuthi bangasikhaleli isikhathi esincane okuzomiswa ngaso umdlalo njengoba uma usukhona bayokhohlwa nokuthi uke wabhekana nezingqinamba ezifana nalezi.
UTwala uthe kuyamangaza ukuthi ezicelweni ezingu-7000, kwatonyulwa isicelo sikaMafokate ukuthola uxhaso.
UTwasa Seoke noKhuli Chana bazobheka umculo owadlisa ngeminyaka yama-2000s negalelo lwalo kule ndima. UNomzamo noMpho bona bazobheka ngemuva kuka-2010 ukuthi indima yomculo yahamba kanjani, bazophinde baphathe uhlelo nokuyibona abazobiza osaziwayo abazomemezela izindondo.
UTyali ushayele ihlombe abaphenyi nabashushisi ngokuphothulwa kwaleli cala ngokushesha.