input
stringlengths 1
130k
⌀ |
---|
UTipcee naye uveze umuzwa wakhe ngokuvela kwale video nala ethe kukhona abanomona ngempumelelo yakhe. |
UTipcee ngakolunye uhlangothi ufike nencwadi kadokotela enkantolo, wathi wayehlushwa isisu. |
UTipcee noMncube bavumile ukuthi phambilini baphika ukuthi bayathandana bathi babengafuni ukuthi izindaba zabo zangasese zisabalale emaphepheni. |
UTipcee sekuneminyaka engelinye lamaciko asebenza ngokuzikhandla ngaphansi kwesitebele neScathulo okuyiculo alishaya noBusiswa. Nyakenye uze kabi ededela iFakaza, kanti imisebenzi yakhe isiqalile ukuthela izithelo. |
UTipcee ube eseqedela athi: “Mina bengicabanga ukuthi uDanger ke.” |
UTipcee ufike kuqala enkantolo nala ummeli wabo ebuzwe ukuthi baphi, wathi akabazi. |
UTipcee unqabile ukusho ukuthi ubegubha iminyaka emingaki futhi nekhekhe belingabhaliwe njengoba kuye kwenzeke kwamanye amaphathi. Kodwa ngesikhathi ekhuluma naleli phephandaba ngasekuqaleni konyaka odlule wathi uneminyaka engu-29 okusho ukuthi ubehlanganisa u-30. |
UTipcee uthe into ebimenza abonakale engakhulule-kile ukuthi ubethukile hhayi ngoba ebedelela inkantolo. |
UTipcee uyaqhubeka athi: “Mina bengingazi ukuthi unenhliziyo embi kanje ulokhuzana.” |
UTipcee waqala ukugqama esacula eqenjini lekwaito eselafadalala, iChaos, eyayiqopha ngaphansi kwe-745 Records kaSosha. Njengamanje uqopha e-Afrotainment kanti selokhu efikile ulokhu ekhipha izingoma ezihamba ngazodwa noma epikwe ngabanye abaculi. |
UTipcee wathi akaphumelelanga ngenxa yokugula ngosuku lokuqala. |
“UTipcee wayengaboni ukuthi i-live video isiqalile ukushutha. Ngayibona kudala i-video futhi ngavele ngazi nje ukuthi izodala ukukhuluma,” kusho uCndo. |
“UTira ngisebenze naye e-studio sakhe siqala. I-Big NUZ wayithola kimina noT’zozo esamncenga ukuthi ayithathe ngoba sibona ukuthi unomqondo webhizinisi. Kuyangithusa ukuthi kumele ngimncenge ngisho noma ngabe nginengoma esishisa izikhotha. Sengizehlise kwanele, mningi imisebenzi engiyenzile kodwa ngihlale ngingekho noma ngingene ngewindi emcimbini. Kumele ngenzeni?” |
UTira obengumlandeli wokuqina weKaizer Chiefs, udalule ukuthi usengumlandeli woSuthu walaxaza iKaizer Chiefs, edonsa kanzima kulezi zinsuku. |
UTira ubenandisa emcimbini iMayoral Imbizo Celebration eKempville Stadium ngaphansi kukaMasipala iMkhondo. |
UTira ubengomunye wosaziwayo izolo abazibophezele ekutheni bazokhankasela uKhongolose njengoba kuyiwa okhethweni ngesonto elizayo. |
UTira ube yiciko lokuqala elingeyena umaskanda ukumenyezelwa njengoba abahleli bomcimbi bakubeka kwacaca ukuthi ngeke kusine kudedelane omaskandi kuphela kodwa kuzomenywa nabanye. |
UTira ubuye waveza ukuthi sebeqalile namalungiselelo etende lakhe kwiDurban July ngosuku olufanayo. |
UTira ugcine ewususile lo mbhalo ekhasini lakhe kwiTwitter kodwa awabhulekanga amalangabi omlilo awususile njengoba usatshalaliswe nakuFacebook abantu bebeka imibono yabo ngokugoma. |
UTira uthe bayakugxeka futhi abakukhuthazi ukuhlukumeza kodwa bazomeseka umdansi kuze kube utholwa enecala. |
UTira uthe, iGumba Fest izoqala ngo-6 ekuseni kuze kube u-6 ekuseni ngakusasa. Amathikithi okubuka ibhola ngeke akungenise kwiGumba Fest, ngokusho kwakhe. |
UTira uthe kulo mcimbi okungowomndeni wonke amasango azovulwa ngo-12 emini umcimbi uqale ngo-2 ntambama. |
UTira uthe kungekudala bazokhipha ingoma kaBeast yokuqala e-Afrotainment. |
UTira uthe lo mcimbi udinga uR6 million ukuze uhleleke kahle kodwa yena unoR1 million. |
UTira uthe ngenxa yokuthi imicimbi emikhulu kunzima ukuyenza, ukhethe ukuqhamuka nomusha obizwa ngeDJ Tira's Table ozoqala ngoJulayi 2 kuze kube uJulayi 4. Kuvela ukuthi uzosingathwa eDante, Warehouse, Wish, Azar, Liv Urbn naseYadini. |
UTira uthe okukhalisa kakhulu uProfessor wumcimbi Umlazi Picnic ozoba seKing Zwelithini Stadium ngoMgqibelo. Uthe umcimbi ngokaBoonu kodwa yena ungene ngokuthi athole abaxhasi. |
UTira uthe ukwenza umcimbi kungezinye zezindlela zokusiza abesifazane abakwezikaqedisizungu baqhubeke baphakamise igama labo. |
UTira uthe wonke umuntu uyazikhethela ikhaya lakhe lezombusazwe. |
UTira uthwale kanzima emcimbini, i-All Black Party eqale ngoLwesihlanu yaphela ngoMgqibelo. |
“UTira uvume induku kweyonyaka,” kusho omunye. |
UTira wayephelezelwa amanye amaciko e-Afrotainment uJoocy noTouch of Soul bephethe igilosa nemibhede. Wabhala emakhasini akhe ezokuxhumana, wathi inhloso yakhe ukwakhela lo mndeni umuzi ezinyangeni ezintathu ezizayo uma kwenzeka, nokuthi kuyisifiso sakhe ukulekelela imindeni yasemakhaya. |
UTITINYWE ngamalungu omphakathi abethukuthele egane unwabu umshayeli okusolwa ukuthi ubeqiwe wuphuzo ngesikhathi imoto abehamba ngayo iphaphalaza ibulala abathathu abebehamba ngezinyawo, eParkgate, eVerulam, ngoMgqibelo ebusuku. |
UTITINYWE ngemvubu kwakuncane indawo owesilisa obesolwa ngokuthakatha eHarry Gwala Stadium, eMgungundlovu, ngempelasonto. |
UTitus owayengusayitsheni kwezamasosha, wabulawa ngoDisemba 2017, washaywa waze washona emzini wakhe. Ababulali bagwetshwe udilikajele neminyaka emithathu ngaphezulu ngecala lokuphazamisa umthetho. NgoDisemba odlule balahlwe amacala, kulandela ukuvela kobufakazi enkantolo, ukuthi ikhansela laqasha inkabi ukuba ibulale umyeni. |
UTiwa ubeqokwe emunxeni i-African Act category, eqokwe nomkhaya wakhe uDavido (Nigeria), Distruction Boyz (South Africa), Fally Ipupa (DRC), Nyashinski (Kenya) noShekhinah (South Africa) obekhona kulo mcimbi. |
UTiyani Mabunda kuvela ukuthi vele sekuphelile okumhlanganisa namaBrazillians. Kuthiwa ulibhekisa kwiSwallows. |
“UTiyani Mabunda ulimale ehlombe, noHlompho Kekana bengithi uzodlala imizuzu engu-45 eKapa kodwa kwangakwenza ngoba bengingafuni ukuthi ngithathe amashansi. ULucky Mohomi ubengakajwayeli indlela esidlala ngayo. Ngigcine abadlali abafana noBangaly Soumahoro ngenzela lo mdlalo. UWayne Arendse unamakhadi kodwa kusafanele basitshele bona abeCAF,” kusho uMosimane. |
“UTK (Rantie) usekhona eqenjini, uziqeqesha nathi futhi wenza kahle kakhulu. Ngebhadi i-lockdown iphoqe ukuthi singakwazi ukudlala imidlalo yobungani nokuyilapho ebesikade sizombona khona. Yilokho okwenze ukuthi singakwazi ukumsayinisa manje ukuze siqedele ngaye isizini. Kodwa sizoqhubeka nokumhlola bese sithatha isinqumo ukuthi sizomsayinisa yini senzela isizini ezayo,” kusho uMaduka. |
UTK, umlingiswa wakhe okunguMastermind, ubenze umcimbi wokugubha usuku lwakhe lokuzalwa. Yena noJessica, uQondi kwiSibaya, bebehleli etafuleni elilodwa nabanye abangani babo kanti phambilini sekuke kwavela izindaba zokuthi bayathandana kodwa abakaze bakuqinisekise lokhu. |
UTK uthe ingaye le nto ngakho akube nguye yedwa oshuthwayo. Akafunanga futhi ukuqinisekisa ngobudlelwano bakhe noJessica. Nangesikhathi esethintwa izolo uvele waluvala ucingo. |
UTlala uthe abantu abaxoxe nosokhemisi ngemishanguzo ukuze bathole ukuyalwa okufanele ngayo. |
UTlala uthe abantu bavame ukusebenzisa imishanguzo ngendlela okungeyona nokugcina kube nomthelela ongemuhle kubona. Ukhulume kuyinyanga yokuqwashisa ngemishanguzo, iPharmacy Month, isiqubulo sayo esithi: “Sebenzisa imishanguzo ngendlela efanele”. Uthe njengaminyaka yonke banomkhankaso wokuxwayisa abantu ngokusebenzisa imishanguzo. |
UTlale obevima ngesikhathi iSundowns isacijwa nguTed Dumitru lapho yaqopha umlando wezicoco ngesizini eyodwa ngo-1997/1998, uthe uGoss (26) usayine kahle kwiSundowns kodwa wasemshiya neziluleko ezizomqinisa embangweni wejezi. |
UTlale owayesebhentshini ngesikhathi iBafana iqukula i-Africa Cup of Nations (Afcon) ngo-1996, utshele Isolezwe ukuthi kufanele sishayelwe ihlombe isenzo sikaBroos ngoba kukhona inkinga enkulu ebhekene nonozinti abancane kwiPremier Soccer League (PSL), ikakhulukazi abawumsinsi wokuzimilela eNingizimu Afrika. |
UTlale ukujabulele kakhulu ukuba yingxenye yalo mcimbi,"kusho uQiniso. Uthe ngisho emtelebhelweni wamahhashi balindele ojokhi basemakhaya abazothola ithuba lokukhombisa ngekhono labo. |
UTlale uthe asikho isidingo sokugxeka umqeqeshi kepha akuphunywe nesisombululo sokuthi bazokwandiswa kanjani onozinti bakuleli abadlalayo emaqenjini? |
UTlale uthe yize uGoss engahlehla ezinhlelweni zeBafana okwamanje kodwa ukuqina kokhakhayi azokuthola ngokuhamba neSundowns e-Afrika, kuzomenza asheshe alithathe ijezi nakulo iqembu lesizwe. |
UTlali, akakuqinisekisanga ukuthi ngempela umsolwa useqenjini eliphelezela umengameli. |
UTlali uthe, iSAA isiyazisile imindeni yabasolwa ngokwenzekile nokuthi inxusa laseNingizimu Afrika eHong Kong selazisiwe kanti limatasa nokutholela laba bobabili abammeli. |
UTlali uthe ngesikhathi kusaqhubeka izingxoxo nezinyunyana, iSAA yathembisa abasebenzi ukunyusa iholo ngo-5,9%, ngombandela wokutholakala kwemali kubabolekisi. |
UTlhabi uhlose ukufaka isicelo kwikhomishini, ukwethula ubufakazi nokuhloma uMnuz Zuma ngemibuzo ukuze aphikise izinsolo ezibekwe uZuma nokuqinisekisa ukuthi ikhomishini inayo yonke imininingwane ebalulekile ukuze ikwazi ukuhlola ùbuqiniso balezi zinsolo, kusho abammeli baTlhabi kwincwadi efakwe kwikhomishini. |
UTlhabi uthe ngeke akuthathe kancane okushiwo nguZuma ngaye ngoba kungamampunge. |
UTlhopi Motsepe, ongusihlalo weSundowns, uthe ufisa abaholi bakusasa bathole ukugqugquzeleka empilweni kaKekana osuka emakhaya eZebediela, eLimpopo, kodwa wahola iSundowns kwiClub World Cup e-Osaka, eJapan. |
UTlolane othathwe yiBucs kuChippa United ugijime kwiTeam of Choice imidlalo ewu-11. |
UTlolane ufike kwiMaritzburg ngokubolekiswa ngesizini edlule. Ufike washaya into ecokeme, waletha nozinzo njengoba iqembu bese likwazi ukuhlasela nxa zonke, liphinde livimbe emuva. |
UTlolane uthe ukuzethemba kuphezulu kubona ngemuva kokuthola amaphuzu aphelele bedlala neSiwelele, kodwa wathi uma bengaya ngokuthi Amakhosi awenzi kahle kwiPremiership, bangaphoxeka. |
“UTlolane uyabuya kwiMaritzburg, uzophinde abolekiswe kithina isizini yonke ka-2020/2021,” kusho uKadodia izolo. |
U-T.Mulaudzi uthe: “Ngisacasukile namanje ukuthi uMakhadzi akaqokiwe kulo mcimbi futhi akayitholile indondo ebesibheke ukuthi anikwe yona”. |
UTNS isikhalo sakhe ukuthi lo mculi akaze amnike ngisho isenti yize lezi zingoma zenze kahle, kodwa uPrince Kaybee uyakuphika lokho. |
“UTNS ngimenzele konke sisendawonye njengoba ubethola ukuqashwa ngisebenzisa izinsiza zami, ukuze akhe igama lakhe. Uhlale emzini wami wonke * -2018 ngemuva kokungazisa ukuthi indawo yokuhlala akanayo, akanazimpahla nemali yokuqala umculo wakhe,” kusho uPrince Kaybee. |
UTNS usola uPrince Kaybee ngokungamkhokheli imali yesandla sakhe asifake kuzona zombili lezi zingoma. |
U-TNS uthe akaliboni iphutha ngokuthatha lo msindo awunike uMampintsha ngoba vele owakhe. |
UTNS uthe imali akhuluma ngayo uPrince Kaybee athi wamnika yona yayingahlangane nezingoma abasebenzisane kuzona. |
U-TNS wayesola uPrince Kaybee ngokungamniki imali yakhe njengoba babesebenza bobabili kulezi zingoma. |
“UTokelo! NgoTokelo kufanele sibonge umlolongi wemiziba (fitness trainer) ngokuthi kade elokhu emuphusha, emkhuthaza ukuthi akhiphe amangwevu akhe,” kusho uMaleka. |
UTOKELO Rantie, obengumgadli ongaconsi phansi kwiBafana Bafana phambilini, udonswe ngendlebe wayelana nokuziphatha kwiTshakhuma Tsha Madzivhandila (TTM). |
“UTokelo uziqeqesha nathi, simnike ithuba. Ucelile wathi ngicela unginike ithuba lokuziqeqesha, ngibuyele esimeni. Uma ukuthanda okubonayo ngizokuthokozela ukuthola inkontileka. Udlale kwi-English Premier League eminyakeni embalwa edlule, eTurkey naseSweden. Udlale kwiBafana ibhekene neNigeria,” kusho uMosimane. |
UToki uthe bamnikile uDlamini ubufakazi nabameli bakhe bacela umhlangano ophuthumayo. Uthe abavumanga ukuthi babe nomhlangano nabeVibe FM ngoba ayisekho into abafuna ukuyikhuluma nabo. Ummeli kaDlamini, uSiza Khumalo, uthe unabo ubufakazi bokuthi abayikweleti iK-Cap. |
Utolika kuthiwa ubejwayele ukuzihlalela kuveranda emzini wakhe aphuze nabangani bakhe. |
Utolika, uMnuz Sandile Mkhize (40), umkakhe oyimantshi, uNkk Bongi Mkhize (42), nezingane zabo ezintathu zamantombazane, uFezeka, Khwezi noThabiso, ezineminyaka ephakathi kweyisishiyagalombili nengu-17 batholwe endlini beshonile. |
UToli uyalitshela ukuthi ngeke kusalunga ukuthi babe ndawonye futhi uzitholela elinye isoka eligcina ngokumthembisa umshado. |
UTomaselli uthe kuvumelekile ukuthi uphinde uyigaye kodwa kumele ubhale kuyo ukuthi umshicileli wayo wokuqala nguye . |
UTomas Walsh waseNew Zealand ogila izimanga kwi-shot put uqokiwe. Ungumpetha we-World Indoor, Commonwealth Games neDiamond League. UKevin Meyer waseFrance ungumpetha we-hemptathlon kwi-Indoor futhi uphethe irekhodi lomhlaba kwi-decathlon, bese kuba u-Abderrahman Samba waseQatar ongumpetha weContinental Cup ku-400mH. |
UTom Dlamini wezokuxhumana kwiKings utshele Isolezwe ukuthi sebegeze izandla ngoKatsvairo. |
UTommy Gun akakaze ehlulwe wumshayisibhakela waseNingizimu Afrika. |
U-Tom, owadlala imidlalo engu-168 kwi-Arrows, uthe bekusobala ukuthi laba baqeqeshi bayimbumba, nokwenze leli qembu lidlale into ehlangene. |
Utomule ababili kwiSupersport United nakwiCape Town City iqembu ngalinye, wabe esetomula oyedwa weMaritzburg United, uFortune Makaringe ozojoyina i-Orlando Pirates ngesizini ezayo. |
UTongo (26) odabuka kwaBhaca e-Eastern Cape wafika eThekwini ngo-2016 ezobheka amatoho ehlala nomzala wakhe. |
UTony onguMengameli wenhlangano elwela amalungelo amaciko, iCultural and Creatives Industries Federation of South Africa uqale ukulingisa indawo kaZimele Bhengu emasontweni amabili edlule. |
UTopollo Tayx uthe: “Ngabe kungcono ukuthi bavale isikhala sikaVuyiswa ngomuntu ofana naye nse”. |
UTorrealba washaya amagoli amane emidlalweni ewu-35 kuMakhosi kusuka ngo-2008 kuya ku-2011. UMphela yena washaya amagoli amathathu emidlalweni ewu-15 ayidlala kwiChiefs. |
UToto Miya (27) ozinze eThekwini uthi namanje isaqaqamba inhliziyo yakhe ngokuphucwa iqatha emlonyeni nguMbhishobhi Nicholas Sangweni (70) weDamaseku White Church yasoLundi, omhlwithe ithemba lakhe uNksz Bonisiwe Hlongwa (27) waseNdwedwe. |
UTouch of Soul ufike eNingizimu Afrika ngo-2010 ezofunda e-UKZN lapho enza khona iMasters kuHousing. |
UTouch of Soul usezakhele igama ezindaweni zobumnandi nasemicimbini yobumnandi eThekwini njengaseYadini Lounge |
U-Tovey akayiklamanga wayishiya nangayo iBafana ngoba ukugcizelele ukuthi abalandeli nabadlali uqobo, bangayiqambi ingakachamiseli. |
UTovey naye uyakholwa ukuthi elakuleli libanjelwe kulo mdlalo kodwa akaboni ukuthi usengaphindwa. Lo mphumela usho ukushabalala kwamathuba eNingizimu Afrika okuya kwiNdebe yoMhlaba eseQatar ngonyaka ozayo. IGhana isizodlala emzuliswaneni wokugcina ongoMashi ozokhipha amazwe amahlanu azomela i-Afrika kulo mqhudelwano. |
UTovey oke waba yiTechnical Director kwiSafa, uthe le nhlangano akumele nakancane izixake ngokulanda umqeqeshi wangaphandle kwazise nalapha ekhaya bakhona abaqeqeshi abanohlonze. |
UTovey, onomlando omude ebholeni laseNingizimu Afrika njengomdlali nanjengomqeqeshi, utshele Isolezwe ngeSonto ukuthi ukuphakanyiswa kwegama likaTau ohlwini olunabadlali abavelele emhlabeni ukubona kuzomenzela umsebenzi wakhe ube lula. |
UTovey oyiTechnical Director kwiSouth African Football Association (Safa), uthe isimo iChiefs ekusona njengamanje sifuna umqeqeshi ozoyibamba ishisa. Amakhosi selokhu agcina ukunqoba isicoco eminyakeni emithathu edlule esacijwa uStuart Baxter okuvela ukuthi angase abuyele kuleli qembu. |
UTovey ukhuluma ngendlena yokudlala yaseMzansi nje iSafa inohlelo lokuqondisa izinto zebhola ngo-2022 kanti uma engaphumelela ukutshala kubadlali abasebancane izinga likaTau, ngeke kube yinkinga ukuzibekisela indawo kuma-2020 Olypmpic Games aseTokyo. |
UTovey uqhube wathi bekumele abadlali baxwayiswe ngaphambi kwalo mdlalo obucayi, ukuthi bagweme ukusondelana nabamaBlack Stars ebhokisini ukuze bangazibeki engcupheni yokudala amaphenathi. |
UTovey uqokwa njengomqondisi wamaqhinga kwiSafa nje, esengumdlali waqukula indebe ye-Africa Cup of Nations (Afcon) ngo-1996 engukaputeni weBafana. |
UTovey uthe abantu kumele bakuqonde ukuthi uHunt ufike wabhekana nesimo esinzima sokungakwazi ukusayinisa abadlali abafunayo. |
UTovey uthe: “Ukubuyiswa komuntu abadlali abaziyo ukuthi unomlando wokudla izicoco kuzobavusa abadlali. Ngiyazi ukuthi uyindoda ehlale ilwela ukuthi abadlali bazihloniphe. Lokhu kuzoyikhulisa iChiefs kuyisize ibuyelwe nawudumo lwayo lokuqoqa izicoco hhayi le nto yokuthi kuze kuphele amasizini amabili ingatholanga lutho.” |
“UTower uzohlala amasonto amathathu nokhonkolo ngaphambi kokuthi aqale uhlelo lokuhlunyeleliswa,” kusho uMilner. |
UToya Delazy uthe kuqala kwakumphatha kabi ukugxekwa ngobulili bakhe, kwaze kwafika lapho engasakuvumeli khona. |
UToya Delazy waziphendulela ngokuthi lo mbhali waba ngundlovukayiphikiswa. |
UToyota, Nissan, Mercedes Benz ne-Isuzu banweba izindawo zokusebenza. URamaphosa uveze ukuthi uhulumeni usethole uR773 billion kubatshali bezimali, okuhloswe ukuthi usize ezinhlelweni zeminyaka emihlanu nezizodinga uR1.2 trillion, ukuze kufukulwe umnotho futhi kudalwe namathuba emisebenzi. |
UTrengove ephendula kulolu daba, uthe odokotela boMbuso bathole ukuthi uZuma ukulungele ukuvela enkantolo ngokombiko abawuthola eMnyangweni wezokuHlukenyeleliswa kweziMilo. |
UTrengove uthe isithunzi sikaZuma besizoshayeka kakhulu ukuba uphiko lwezokushushisa kuleli aluzange lusichithe isinqumo sokuthi lumbeke amacala. |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.