input
stringlengths
1
130k
UThuso Mbedu, Dumsani Mbebe nabanye abalingisi bathe kumele axoshwe.
UTHUSO Mbedu ozobonakala kumdlalo okhiqizwa yi-Amazon, iThe Underground Railway
UTHUSO Mbedu ungomunye wabalingisi okuthiwa bazobonakala kwiLockdown ngonyaka ozayo
UThuso Mbedu uqokelwe ukuthi adlale indawo kaCora kwiThe Underground Railroad, okuwumdlalo osuselwe encwadini ehlonishwayo emhlabeni kaColson Whitehead. Uzolingisa nabalingisi base United States uChase Dillon no-Aaron Pierre nabo abazolingisa izindawo eziqavile kulo mdlalo.
UTHUSO Mbedu uthi ufunde lukhulu emdlalweni iGenerations: The Legacy izolo okuvele izindaba zokuthi uchithiwe kuwo.
UThuso owenza izimanga e-USA, wagqama kakhulu emdlalweni Is’thunzi, ungomunye wabalingisi abaqavile kwifilimu yaphesheya kwezilwandle, iThe Underground.
UThuso ugcine ukuqopha kulo mdlalo ngoJulayi. Naye ukuqinisekisile lokho.
UThuso ujoyina lo mdlalo nje kusanda kushiya kuwo ontanga yakhe, okuphele izindawo abebezilingisa, uThuli Phongolo no-Andisiwe Dwebe.
UThuso unqobe indondo yeTV Breakout Star ngendawo kaCora ayilingisa emdlalweni iThe Underground Railroad kumaHollywood Critic's Association Awards.
UThuso uphinde waveza ukuthi ungene kanjani kulo mkhakha ogcine umenze usaziwayo ngisho ezweni lase-USA.
UThuso usanda kuqokwa emunxeni we-African Social Star of 2020 kuma-E! People’s Choice Awards, lapho eqhathwe khona nomculi uSho Madjozi, Zozibini Tunzi, Elsa Majimbo, Dimma Umeh, Wian van den Berg, Karl Kugelman noLydia Forson.
UThuso uthe, kudala abadidiyeli balo mdlalo babemfuna kuwo manje isikhathi sigcine sifikile ukuthi abe yingxenye yawo.
UThuso uthe kuningi okushintshile kuye ngemuva kokudlala indawo kaCora kulo mdlalo.
UThuso uveza ukuthi kudingeke alulekwe ngokwengqondo ukuze ahlukane nendawo abeyilingisa ngokomoya ngoba kuningi okufanayo phakathi kwakhe nayo ikakhulukazi indlela abakhule ngayo.
UThuso uzakhele olukhulu ugazi elingisa indawo kaWinnie, emdlalweni Is’thunzi, kuMzansi Magic, edlala enye yezindawo ezihamba phambili.
UThuso uzakhele udumo edlala indawo kaWinnie kwiS’thunzi. Miningi neminye imidlalo yethelevishini alingise kuyona okukhona iGenerations: The Legacy, Scandal!, Saints and Sinners, Snake Park neMTV Shuga.
UThuso uzobe elingisa indawo ka-Okuhle kulo mdlalo aqale ukubonakala kuwo ngoLwesibi.
UThuswa akazange athande ukuphawula ngezinhlelo zeSundowns mayelana nesimo ezithola ikusona ngabadlali abangebona abokuzalwa kuleli.
UThuswa uthe akanalwazi ngalolu daba njengoba naye esaluzwe kwabezindaba.
UThuswa uthe ngeke aphawule lutho kodwa iqembu limile esitatimendeni elasikhipha esithi, ngeke bame endleleni yomdlali ebheke e-Europe.
UTHUSWE yizinga eliphezulu agijime ngalo uStephen Mokoka eshaya intambo kwiSanlam Cape Town Marathon ebigijinywa ngeSonto ekuseni.
UTHUTHILE endaweni umndeni wakwaNzima KwaNzimane, e-Utrecht, ngemuva kokuqothwa ngenhlamvu kwashona amalungu amane ngempelasonto.
UThuthukani Nkosi owenza iziqu zeMasters kwi-International Relations eNyuvesi yaKwaZulu-Natal, uthe abantu abasha baphoqeleka ukuthi bangene ebugebengwini ngenxa yokungabi nemali.
UThuthuka udlala indawo yomlingiswa onguNonka, okuyintombazane eneminyaka engu-18, ehlala KwaMashu futhi ezididekele ngoba ayazi ukuthi kufanele ikhetheni phakathi kothando nemfundo.
Uthuthuva luqale ukubonakala kuxoshwa uBiyela (obeyimeya phambilini) namkhansela amane, kwadaleka uqhekeko kumalunga omphakathi ikakhulu angamalungu e-IFP ephethe lo masipala.
UThwala kuthiwa ubanjwe eGermiston, eGoli, ngoLwesihlanu emva kophenyo lwethimba eliphenya amacala epolitiki.
UThwala, okwabayisithupha okuthiwa babesendlini ngesikhathi kubulawa uMeyiwa, nyakenye ngoJuni waveza ukuthi abantu bangalindela okukhulu okuzovela.
UThwala ubhekene namacala amabili okubulala, elokutholakala nezinhlamvu nesibhamu esingekho emthethweni nelokubopha itulo lokubulala.
UThwala ucele iMantshi, uMnuz Karmlesh Gurlaal ukuba imnikeze isikhashana esingangesonto ukuze azitholele ummeli ozimele okhokhelwayo. Icala lihlehliselwe uJulayi 15.
UThwala ukhulume neSolezwe ngoMsombuluko ngalesi sigameko wathi ufuna amaphoyisa ukuthi enze ubulungiswa ngokuthi abophe unina wezingane zakhe ngokuba budedengu, ngokushiya izingane zodwa.
UThwala uthe akayihlelanga indaba yesithembu kodwa wathatha leso sinqumo ngemuva kokuya kumuntu obonayo owamtshela ukuthi usinikwa idlozi, ikakhulukazi uyisemkhulu uMnuz Emmanuel Thwala owayeshade izelamani eziyisishiyagalombili.Yize kuzolethwa umbondo ngoSepthemba 28, ubalobole waqeda bonke laba besifazane. Konke ukwenze ngo-2015. Uveze ukuthi uqale ngoMaZondi.
UThwala uthi ukuthandana nabantu abathathu kugcine sekumbangela ukhwantalala. Uthe lokhu kwakudalwa wukuthi wayesebona ukuthi uma eshadelwa kukhona abazophuka izinhliziyo, ngakho kuhle kulaba besifazane abanike ithuba lokukhetha ukuqhubeka naye noma obonayo ukuthi ngeke ayimele eyesithembu aqhubeke nempilo.
UTHWELE kanzima owesifazane onenkinga kamazisi nokwenza angakwazi ukushayela amawele akhe amathathu izitifiketi zokuzalwa.
UTHWELE kanzima umndeni waKwaCaluza, eMgungundlovu, osuhleli etendeni emuva kokuthi iloli iphaphalaze yagibela phezu kwendlu yayibhidliza.
UTHWELE kanzima umndeni wakwaZondi eDube Village, eNanda, ngenxa yesitamkoko esivalekile, esichitha indle nemfucuza kadoti egcekeni lomuzi wawo okuyinto othe ibhedula izifo.
UTHWELE kanzima uthisha waseDundee KwaZulu-Natal osekuyophela unyaka ehleli ekhaya futhi engaholi ngemuva kokutholakala ukuthi isikole ayeqashelwe ukusebenza kuso eNquthu, kwakuyinto engekho.
Uthweswe icala lokubulala, elokuzama ukubulala nelokudlwengula. Usolwa ngokugwaza abulale umfundi uSibahle Biyela (17) waseSphephele High eFolweni, maqede wamdlwengula ngoba ecasulwa wukuthi umufi ubenqaba ukuya naye ocansini.
Uthweswe icala lokususa udlame emphakathini, amabli okuba sendaweni yomphakathi engasigqokanga isifonyo namabili okuhlanganisa umphakathi endaweni eyodwa ephula umthetho onqanda ukubhebhetheka kwegciwane iCorona.
UTHWESWE ijoka lokubuyisela iKaizer Chiefs esicongweni umqeqeshi omusha uGiovanni Solinas ogcine emenyezelwe njengozovala isikhala sikaSteve Komphela.
Uthweswe umqhele wokuba yi-Best Actress Africa kumaZikomo Awards.
UTiffany Prior ,ongumgqugquzeli wemfashini kwiDurban July, uthe imfashini isaseqhulwini lwalo mcimbi yize konke kuzobe kwenzeka ngaphandle kwezinkumbi zabantu njengokujwayelekile.
UTiffany uthe njengoba umncintiswano owaziwa ngeYoung Designer Award uyingxenye enkulu yezitshudeni zemfashini ezikhungweni ezahlukene, kubalulekile ukuthi zingasali ngaphandle uma sekusakazwa lo mjaho.
UTignyemb, owaxoshwa nayiChippa ayijoyina emuva kokuhlukana neCeltic, ugcine esebuyele eBloemfontein kodwa wagcina eqoqa amasakana akhe walibhekisa eCameroon ezeseka ngokuthi wesaba ukwenziwa isilo sengubo ngoba uyingozi uKonco. Abalandeli beCeltic bebemzwela ngalokhu, abanye befuna abuye kodwa wathi ngeke akwenze lokho uma kusekhona uKonco.
UTignyemb uxoshwa nje ubesedlalele leli qembu kusukela ngo-2008 nobekumenza omunye wabadlali abanamava kwi-Absa Premeirship.
UTignyemb wathi bathi benganake lutho bathola incwadi eyayiphuma kuKonco eyayibasongela ngokuthi uma bengabhukuli bazohlawuliswa isamba semali esithile.
UTiisetso kulo mdlalo okhonjiswa kwi-e.tv (DSTV channel 194), uzolingisa indawo kaSiya.
UTimlinson uthe kusanda kuthathwa isinqumo sokuthi uhlelo lunwetshwe kufakwe namanye amalokishi. Uma sekufakwe lawo malokishi kuzovuleka amathuba omsebenzi kwimifelandawonye ewu-40 enabantu abalinganiselwa ku-800.
UTimm ufike kwiTeam of Choice ngoJanuwari esuka kwiChippa United lapho ekade ekhona nomqeqeshi * -Eric Tinkler.
UTIM Sukazi, oyimenenja yobengumqeqeshi weKaizer Chiefs, uSteve Komphela uthi liphume nobovu ngokwesula kwakhe kuleli qembu futhi akuphelile ngaye ebholeni likanobhutshuzwayo njengoba ezobonakala kwelinye iqembu ngesizini ezayo.
UTinkler akakaze awuthole umsebenzi kusuka eshiye iSuperSport United isivika izembe. Emuva kokushiya kwakhe Amatsatsantsa a Pitori kuvele ukuthi ubengabaphethe kahle abadlali futhi kukhona obekukade kwaziwa ukuthi akazwani nabo. Ezinye zalezi zinkulumo ziqinisekiswe ngumdlali wasemuva uClayton Daniels.
UTinkler akazange asibone isidingo sokulwa nabadlali ngesikhathi sekhefu ngoba bekumcacela ukuthi abafuni ukumlalela.
UTinkler kumele abhukule aqale aqoqe amaphuzu ngomdlalo we-Absa Premiership naMaZulu kusasa ngo-7.30 eLucas Moripe Stadium.
UTinkler manje usesalelwe umsebenzi wokuhlanganisa iqembu elizokwenza iTeam of Choice ibuyele ekubalweni namaqembu aphezulu kwiPremiership.
UTinkler ngomunye wabaqeqeshi abakhombise impumelelo besanda kuqala ukuqeqesha. Ufake i-Orlando Pirates neSuperSport United kowamanqamu weCAF Confederation Cup ngokwahlukana. Uwine iTelkom Knockout neCape Town City ngesizini ka-2016/2017.
UTinkler ofike eThekwini ehambela phezulu kulandela ukunconywa kweqembu lakhe ngokubamba iMamelodi Sundowns kuze kuyiwe emaphenathini kowamanqamu weMTN 8, ubuyele eKapa ebhocobele ngemuva kokunenebulwa ngaMaZulu.
UTinkler, olaxaze umsebenzi kwiSuperSport United ngesizini edlule, usayine inkontileka yonyaka enombandela wokuyivuselela nezikaSiviwe Mpengesi. Kulindeleke ukuthi ahlale ebhentshini leChilli Boys okokuqala uma sebebhekene nabaqashi bakhe bakudala, Amatsatsantsa a Pitori, emdlalweni weligi eLucas Moripe Stadium ngoLwesibili ebusuku.
UTinkler omele iBafana emidlalweni engu-45 uthe njengoba elakuleli belingekho kwi-Afcon ebidlalelwa eGabon, kulokhu kuyaphoqa liye e-Egypt.
UTinkler ubekhuluma ngemuva kokucazelana ngamaphuzu ne-Orlando Pirates emdlalweni weligi ophele kungu-1-1. Amagoli kulo mdlalo obungoMgqibelo eCape Town Stadium ashaywe nguHappy Jele elePirates, kwathi uMduduzi Mdantsane wavalela iphenathi yeCity.
UTinkler ubekhuluma ngesikhathi kuqhathwa amaqembu azogadulisana kwiNedbank Cup Last 32 eSandton, eGoli, ngoMsombuluko ebusuku.
UTinkler ufike kumasizini amabili edlule, wasindisa iqembu elalisengcupheni yokugawulwa yizembe. Ngesizini edlule iMaritzburg idlale kowamanqamu kwiTelkom Knockout yehlulwa yiMamelodi Sundowns ngo 2-1.
UTinkler ufuna abadlali bakhe baqine ngokomqondo, bangayi emidlalweni beshaywa uvalo.
UTinkler ukuphikile ukuthi ezakhe seziyayizwa ingcindezi yokubalwa namaqembu asethubeni lokudla ubhedu kwiligi.
UTinkler umenyezelwe njengomqeqeshi omusha weSuperSport United eshiywe wuStuart Baxter. Izolo uComitis uvumile ukuthi uMcCarthy ngomunye wabafake izicelo zokuqeqesha iCity. Ngesizini edlule uComitis unikeze uTinkler, owayeyibamba kwiBafana, umsebenzi wokupheka iqembu lakhe ngemuva kokubizwa ngevukana kwi-Orlando Pirates aqale kuyona njengephini likaRoger De Sa ngaphambi kokuthi athathe izintambo ngokugcwele.
UTinkler unamasonto amabili ukulungisa izinkinga eqenjini lakhe, ngenxa yekhefu leFIFA elizoqala ngesonto elizayo. Ngemuva kwekhefu, iTeam Of Choice izobhekana neBlack Leopards ekuhambeni. Okunye okufanele kukhathaze uTinkler ukuthi angase alahlekelwe yitoho lakhe, leli qembu laseMgungundlovu liyibambe emsileni kwi-log yeDStv Premiership.
UTinkler uncome iPirates ngokusheshe ibafunde yase iwuvala thaqa umgwaqo abebewuvule kwiSwallows.
UTinkler uphahluke ngemuva komdlalo we-Absa Premiership phakathi wezakhe nePirates eHarry Gwala Stadium, ngoLwesithathu. ITeam Of Choice ikhale ngaphansi kwiBhakabhaka yehlulwa ngo 1-0.
UTinkler uphinde wagqemeka udume iWits isilanda uSifiso Myeni isigubhukane. IWits imangaze abaningi ngosuku lokugcina lwewindi lika-Agasti imbolekisa uMyeni kwiSuperSport.
UTinkler uphonse ithawula emsebenzini wakhe kwiSuperSport emuva kwesikhathi eside iqembu liphikwa yimiphumela. Ubethathe umsebenzi ngoJulayi nyakenye kuStuart Baxter ngoba esethole amadlelo aluhlaza eqenjini lesizwe lebhola laseNingizimu Afrika.
UTinkler uqale ukuqeqesha njengomqeqeshi ozimele kwi-Orlando Pirates kumasizini amabili edlule. Ngesizini yakhe yokuqala wafinyelela kowamanqamu weConfederation Cup ngo-2015 neZimnyama, waphinde wazibekisela indawo kowamanqamu weNedbank Cup lapho ehlulwe khona yiSuperSport ngonyaka odlule.
UTinkler uqophe umlando omkhulu ngokufinyelela neSuperSport kowamanqamu eCaf kukodwa. Kusenguye kuphela ezinkakheni zeBafana Bafana ezinqobe i-Africa Cup of Nations ngo-1996 ukufinyelela kulesi sigaba sokuqeqesha.
UTinkler usale ebalisa ngabadlali bakhe abayeke ithuba abalinikwe yiChiefs lokuzikhipha obhukwini.
UTinkler usalelwe unyaka kwinkontileka yakhe neMaritzburg, okungasho ukuthi lesizini ezoqala ingeyokugcina uma kungaya ngokwezivumelwano.
UTinkler usesayinise uPhumlani Ntshangase, Kwanda Mngomnyama noGabriel Nyoni waseZimbabwe.
UTinkler usize iTeam of Choice yangaya ehlathini benqoba imidlalo yokuhlunga ngemuva kokuqeda endaweni ka-15 kwi-log ye-Absa Premiership ngesizini edlule.
UTinkler uthathe izintambo kwiMaritzburg United ngesizini edlule wayivikisa izembe njengoba kulena esanda kusongwa iqede kwiTop 8. Useke wanqoba isicoco seTelkom Knockout neCape Town City ngo-2016.
UTinkler uthathe izintambo ngesizini edlule kwiMaritzburg, afike kuyona kubheda isengcupheni yembe.
UTinkler uthathe leli qembu walibeka endaweni yesithathu kwi-log ye-Absa Premiership okusho ukuthi ngesizini ezayo lizobe lidlala kwiCAF Confederation Cup. Akagcinanga lapho njengoba ekhale wemuka nesicoco seTelkom Knockout.
UTinkler uthe abadlali bakhe bethukile ngendlela iMazembe ebacindezele ngayo, ibavimba ukuthi ibhola bangaliqali emuva . Uthe ubakhuzile abadlali bakhe ngokudlala amabhola amade ngoba ebona ukuthi abeMazembe bangqofa konke okuthunyelwa kubona.
UTinkler uthe akazimisele ngokuthi adlale emidlalweni yokuhlungela namaqembu amabili asuka kwiNFD ngesonto elizayo.
UTinkler uthe akulula ukuthola umgadli ozovala isikhala sikaBrockie. “Sekunesikhathi sibheka, sekuphele izinyanga eziyisithupha ngoba lokhu akuyona into ebingalindelekile. Kodwa ukuthola umgadli akuwona umsebenzi olula, ikakhulukazi ozoshaya amagoli. Baningi abagadli kodwa uma ubheka amagoli abawashayile uzobona ukuthi ababaningi. Ngakho asifuni ukujaha, sifuna ukwenza isiqiniseko sokuthi umuntu esimlethayo uyena yena. Yebo sidonsa kanzima phambili ngenxa yokulinyalelwa abadlali, uGrobler (Bradley) usalimele, kodwa kufanele siqaphele ukuthi le nto siyenza kanjani. Noma ubani esimlethayo uzowenza umsebenzi."
UTinkler uthe amaBrazilians kufanele ngabe asinqoba isicoco seligi kusasele inqwaba yemidlalo ngenxa yabadlali abasezingeni eliphezulu enabo.
UTinkler uthe bazobuya ngamandla emdlalweni wabo olandelayo abazowudlala neSundowns ngoLwesihlanu, eLucas Moripe Stadium ngo-6 ntambama.
UTinkler uthe bekusemqoka ukuthi banqobe lapha ngaphambi komdlalo wamanqamu. Uthe bekumele baye ekhefini behamba phambili ngamagoli ayisithupha, esikhundleni samathathu.
UTinkler uthe empeleni abadlali bawo womabili amaqembu bebengazi noma liyaphuma noma liyashona.
UTinkler uthe okumenza aqine idolo (nakuba ebhekene neqembu elidlala ingcwenga yebhola) wukuthi ezakhe zidlala kahle ekhaya okufakazelwa wukuqoqa amaphuzu ayisithupha selokhu uTinkler ethathe izintambo.
UTinkler uthe ujabule ngokulwa akubone kubadlali bakhe yize kukhona lapho ephoxeke khona ngendlela abadlale ngayo koweLeopards.
UTinkler uthe uyazwelana nabadlali bakhe kakhulu ngokushaywa amaBrazilians ngoba bayazinikela kodwa kwala yona inhlanhla.
UTinkler uthe uzibekele umthwalo onzima wokuthi anqobe imidlalo eyishumi yasekhaya ukuze indaba yezembe ingakhulunywa nhlobo kwezakhe.
UTinkler uthe yize ekuqonda ukuthi kumele bathole okuthile emdlalweni wabo olandelayo neSuperSport United, eMphithi kodwa nakanjani kuzomele bayishaye iBaroka abazovala nayo iligi ngoMeyi 11 ekuhambeni.
UTinkler uthi ukudayisa njalo abadlali akulenzi uzinzo, kanti uKadodia uthi ukunokuba bedayise, bazonezezela abadlali.
UTinkler utshele izintatheli izolo ngesikhathi ezakhe ziziqeqesha eMphithi ukuthi wayefuna ukumgcina uKhenyeza njengephini lakhe kodwa izimo ezazingaphezu kwakhe zaphoqa ukuthi agcine ngokushiya esahlale nje kuphela isikhathi esingangenyanga.
UTinkler uwuthathe kuMuhsin Ertugral oweTeam of Choice.
UTinkler uzigxeke yena ezakhe ziguqiswa yiMaritzburg United ngo 1-0 wegoli likaKurt Lentjies eHarry Gwala Stadium, eMgungundlovu. Nokho leli qembu livuke lazithatha lithela othulini iFree State Stars ngo 1-0 ngoLwesihlanu.
UTinkler wenze ezibukwayo neCity ebidlala isizini yayo yokuqala kwi-Absa Premiership. ICity izalwe ngonyaka odlule ngemuva kokuthi uJohn Comitis ethenge iMpumalanga Black Aces.
UTinkler wenze ushintsho lwakhe lwesibili kulo mdlalo efaka uMoseamedi endaweni kaMokate maphakathi nesiwombe sesibili. Ngomzuzu ka-66 uMoseamedi ujabulise abalandeli beTeam Of Choice engqofa ibhola elihle ebeligotshwe uDeolin Mekoa, yahamba phambili iMaritzburg.
UTinkler wubekade engumqeqeshi weMaritzburg United, ashiye kuyona maphakathi nesizini ephikwa yimiphumela. Uke waqeqeshi kwi-Orlando Pirates, Chippa United nakwiSuperSport United.
UTino naye ngokunjalo ubhale ekhasini lakhu Instagram ebonga ngokukhulelwa kukaSimphiwe ngoba yinto ekade eyifisa ukuthola umntwana.
UTino uthe ekugcineni kuphenduleke imithandazo yakhe nokwenza ambonge uNkulunkulu zikhathi zonke ngesipho ababusise ngaso. "Ngiyathembisa ngohlale nginithanda, ngininakekela nesipho sethu, engathi imbewu yethu ingakhula ibengumholi ozoletha ushintsho ahambe ngezindlela zikaNkulunkulu," kusho uTino.
UTipcee kule video uqale azwakale engathi usola uBabes noMampintsha ngokuhlohlana ngaphambi kokuthi bagxile kuMampintsha noDanger.
UTipcee naye ucingo lwakhe belukhala lungabanjwa.