input
stringlengths
1
130k
UThopola ubekhona izolo eMoses Mabhida Stadium ngesikhathi iChippa idlala owobungani naMaZulu FC, alungiselela isizini ye-Absa PremiershiP emuva kokuthenga isitifiketi seThanda Royal Zulu ekade egijima kwiNational First Division (NFD). Bekungavunyelwe muntu ukuthi azobuka la maqembu ngaphandle kwezikhulu nabadlali bamaqembu womabili.
UThopola ujoyine iPirates ngesonto eledlule esuka kwiChippa United.
UThorgat (25) ogijima kwiBorussia Monchengladbach uboshelwe esikimini ngemuva kokuthi ebenesizini enhle kwiBundesliga efinyelela emidlalweni engu-100.
UThozama abekhuluma naye wubedunwe imoto kodwa ngenhlanhla imoto yakhe wabuye wayithola.
UThring uphinde waveza ukuthi ngokwezazi zomnotho nenhlalakahle, uma ungahoxiswa maduze uthaqa abantu bakuleli bazobhekana nesimo esishube kakhulu kuneCovid-19 ngenxa yendlala.
UTHUKA izanya owesifazane oneminyaka engu-68 odlwengulwe “umfana wasendaweni” wamshutheka isitho sakhe sangasese emlonyeni eFaye ngaphandle kwaseNew Hanover, ngaseMgungundlovu.
UTHUKA izanya owesifazane waseGamalakhe, ePort Shepstone, othi kushaywe izingane zakhe ezingabafana ezineminyaka engu-15 no-11 ngoba zisolwa ngokuthakatha.
UTHUKA izanya owesifazane waseMgungundlovu, othi usolwa ngamanye amalungu omndeni wakhe ahlala ngokumsabisa ngecala lokubulala unina.
UTHUKA izanya owesilisa waseDurban North, eThekwini, osola ukuthi inyanga ebimelapha isimthengele inkabi ezomsoconga ngoba ihlulekile ukumelapha.
UTHUKA izanya owesilisa waseSiphezi, eShowe, osinde ngokulambisa edutshulwa ngezinhlamvu ezintathu esegcekeni lakubo “yisihlobo sakhe”.
UTHUKA izanya umndeni kasomabhizinisi waseMthwalume odutshulwe wabulawa nonkosikazi kubuka izingane besemzini wabo.
UTHUKA izanya umndeni wakwaKhumalo KwaQoloqolo, eHibberdene, njengoba besagcwele amathafa abawuhlasela.
UTHUKA izanya umndeni waseGujini, eMsinga, kulandela isigameko lapho kuhlaselwe umndeni abesilisa abafike bavulela ngenhlamvu kwashona izelamani, kwalimala namanye amalungu omndeni.
UTHUKA izanya umndeni wenyanga esolwa ngokugwaza, ibulale ilungu lomphakathi eLindelani, eThekwini ngoMgqibelo. Kuthiwa isigameko senzeke ngemva kokuthi amalungu omphakathi abethukuthele, edubule umfowabo wenyanga nomngani wayo ngeSonto ebusuku.
UTHUKA izanya umndeni wevolontiya le-ANC eliphinde libe yiPhini likaSihlalo wesigungu esilawula isikole eSwayimane High, emuva kokuthi lishiselwe izimoto zalo ezintathu ngoMgqibelo.
UTHUKA izanya umndeni wowesilisa okhanda izimoto ohlaselwe abesilisa abangaziwa phambi komndeni wakhe eMzinyathi, eNanda, ngaphandle kwaseThekwini.
UTHUKA izanya umphakathi wase-Haddingsdale eMgungundlovu emuva kokuba kubulawe abantu ababili, nokuyisigameko esilandela esinye okwabulawa kuso abashadile kuyo le ndawo.
UTHUKE kwaphela nasozwaneni unina womfana (15) waseManenberg ezwa ngomdlalo omusha obizwa nge- Treintjie (isitimela), lapho abafana abancane bebukiswa khona izithombe zocansi ngaphambi kokudlwengulwa ngabafana abadala.
Uthuke umhlola ngoJuni ephinde ehlangabezana nale nkinga.
UTHUKE woma owesilisa waseKimberley ezithela kwisidumbu sosana ngesikhathi ezama ukulungisa ipayipi lokuthicha amanzi ebeliminyene emzini wakhe oseChris Hani Park ngoLwesithathu.
UTHUKILE umphakathi waKwaDukuza ngokulahleka komfana (7) okusolwa ukuthi umuke nomfula iSoweto Brigde, maduzane naseDarnal ngoLwesithathu ekuseni.
Uthukuthele umculi wowokholo uDeborah Frazer ngokuchayiswa ngomzuzu wokugcina ngabagqugquzeli bomcimbi iGospel All Stars obuseGugu Dlamini Park ngeledlule. Lo mcimbi ubuhlelwa yiNcwane Communications kanti kulo nyaka bekuhlonishwa ngawo uSfiso Ncwane osanda kushona.
UTHUKUTHELE ungane unwabu umphakathi mayelana nesimemezelo sikasoseshini wamatekisi iSt Wendolin’s & Klaarwater, sokunqumela ugwayi katiki abezimoto zakwa- ehailing nokugibelisana nihlangene okubizwe nge-lift club, ukuthi kusuka ngoMsombuluko ngeke kusavunyelwa kule ndawo.
UTHUKUTHELE uthelwa ngamanzi ngezinsolo zokuthi ugwilike nje, yingoba athwala ngendodakazi yakhe usomabhizinisi onohlelo lwakuthelevishini lwempilo yesithembu sakhe.
UTHUKUTHELE uyaveva owesilisa waKwaMaphumulo maphakathi nesifundazwe saKwaZulu-Natal ngemuva kokubizwa ngekhafula ngowesifazane oyiNdiya esikhumulweni sezindiza iKing Shaka International.
UTHUKUTHELE uyaveva uJabulani “Mjay” Zama, ongumnikazi wendawo yobumnandi yaseMlaza, eYadini, ngezinsolo zokuthwala nezinye ezibucayi kakhulu okuthiwa zenziwe ngowesifazane okusolakala ukuthi ngumkakhe ezinkundleni zokuxhumana.
UTHUKUTHELE uyaveva umculi kamaskandi wesifazane uBoneni Magubane, emuva kokuba abahleli bendumezulu yomcimbi i-37th Soweto Festival Expo, bembambise udonga. UBoneni oseke wahlabana ngendondo yeBest Female Artist kumaSatma, nakuMantshontsho KaMaskandi Awards ngo-2012 nango-2013, uthi wanandisa kulo mcimbi eJabavu Stadium ngoNovemba 28 nyakenye.
UTHUKUTHELE uyaveva umphakathi wakwaXimba ngezinsolo zokuthi amaphoyisa esilisa asebenza esiteshini sendawo eMsunduzi ashela abantu besifazane abasuke bezobika amacala.
UTHUKUTHELE uyaveva umqeqeshi weBafana Bafana, uHugo Broos, ngabantu abathize athe abafuni ukubona iqembu lesizwe liphumelela.
UTHUKUTHELE uyaveva uNgqongqoshe wezokuThutha nokuPhepha KwaZulu-Natal, uMnuz Bheki Ntuli, emuva kwesigameko sokubulawa kwephoyisa, elinye lalimala ngesikhathi kade eyofuna izigebengu ezithinteka emacaleni okubulawa kosomatekisi eNsuze.
UTHUKUTHELE wagana unwabu umndeni wesalukazi ebisuwumbhishobhi ebesibuye silahlekelwe wumqondo ‘esibulewe’ womakhelwane ngoba besisola ngokuthi siya­hambahamba eShongweni Dam.
UTHUKUTHELE wagasela ekhweni umkhwenyana owaliwa yingoduso eDanala eNquthu, okuthiwa ufike washaya abalamu bakhe nabafana bendawo, wathatha izinkomo amlobola ngazo ngo-2012.
UTHUKUTHELISE ngisho umphakathi uthishanhloko wesikole iBuhlebelanga Primary oLundi, odinde ngomshiza unina oneminyaka ewu-70 wephuka ingalo, walaliswa esibhedlela.
UThukzin, oseke wadidiyela izingoma zeBig Nuz, Babes Wodumo nabanye, naye ubengomunye wabebenandisa.
UThula Mhlophe ongomunye wabahleli beKunqotshiwe Gospel Celebration ezoba seHenley Dam, eMgungundlovu, ngeSonto uthe sebelindele izethameli.
“UThulani asazi naye noma uzohamba manje noma bazophuma bonke uma kuphela isizini yokuqala. Isizini yesibili kulindeleke ukuthi iqale ngo-Okthoba. Kuvela lezi zindaba nje yingoba vele sebelungiselela ukuthi iqale ukuqoshwa njengoba ukuqoshwa kwesizini yokuqala sekuya emaphethelweni,“ kuchaza umthombo oveze ukuthi kulo mdlalo bakhona abalingisi abasha abasazobonakala.
UThulani “Cream” Serero udlale kowakhe ka-31 kule sizini ngesikhathi bebanjwa yi-ADO Den Haag emdlalweni we-Eredivisie ophele kungu 3-3. Lo mdlali ushaye into ecokeme kulo mdlalo.
UThulani “Cream” Serero udlale wonke owezakhe, iVitesse yize ishaywe ngo 3-2 uvela kwiHercales. Lo mdlali weBafana ubegqamile, okuyizindaba ezimnandi kuStuart Baxter. No-Ayanda Patosi osanda kufika kwi-Esteghlal uphinde wawudlala wonke esiza leli qembu linqoba ngo 1-0 kwiNassaji Mazandaran.
UThulani Hlatshwayo ongukaputeni uthe, bawulungele umdlalo futhi abadlali abafana noPercy Tau, Lebo Mothiba, Sibusiso Vilakazi nabanye sebesha amashushu.
UThulani Magudulela weLudonga uthe abantu abadabukela kakhulu ngamabhokisa abhuqwabhuqwa indlala.
UThulani Ngizo Ngubane uthe:“Kodwa mubi lowamgwaqo awulifuni ijubane ikakhulukazi uma ulayishile,”
UThulani, odlala indawo yendodana Khathazamanyamadoda Khanyile, washiya kanye noSizwe Khumbuza. Isolezwe ngeSonto lithintwe wumthombo walo okhininda izindaba zoZalo, wathi maduze nje uThulani uzobonakala kuthelevishini.
UThulani Serero ubengadlali ngenxa yokuthinteka kodwa iVitesse ayidlalelayo eNetherlands inqobe ngo 3-2 kwiWillem II Tilburg ngoMgqibelo. Omunye owaduma kwiBafana naye obesebhentshini kule mpelasonto uSiphiwe Tshabalala we-Erzurumspor yaseTurkey emangaze abaningi inqoba ngo 4-2 kwiSivasspor.
UThulani Serero ubesenkundleni umdlalo wonke ngesikhathi iVitesse inenebula kabuhlungu iHeracles kwiDutch Eredivisie khona belu ngeSonto ntambama.
UThulani Serero uqale umdlalo wakhe ka-18 kule sizini kwiVitess yaseNetherlands kodwa bashaywa yiFortuna Sittard ngo 1-0 okubenze bahlehlela endaweni yesihlanu kwi-log. Uhlale ebhentshini waze waphela umdlalo uSiphiwe Tshabalala ngesikhathi iqembu lakhe i-Erzurumspor libamba izinkunzi zaseTurkey, iBesiktas ngo 1-1.
UThulani Sono uthe: “Uzalo lukhuthaza ubugebengu kuthelevishini, ngidumele kakhulu. Ngempela yini lo mdlalo oyifundisa intsha?
UThulani Thuswa ebuzwa ngezinguquko ezikhona eqenjini nabajima naqembu, uthe: “Akukho engizokuphawula ngoba umqeqeshi ubengakasho lutho.”
UThulani Thuswa, obhekelele ezokuxhumana kwiSundowns uthe:
UThulani Thuswa, okhulumela iSundowns akafunanga ukuphumela obala ngokuthi kuyiqiniso yini ukuthi iqembu liphezu kwezingxoxo zokuthola lo mdlali kwi-Al Ahly yase-Egypt, noPhakamani Mahlambi okuthiwa uzovala isikhala sikaPercy Tau ofuna ukuhamba.
UThulani Thuswa okhulumela iSundowns ethintwa izolo uthe akasaphawuli ngalolu daba.
UThulani Thuswa, okhulumela iSundowns, ukuqinisekisile ukuthi uTau akakafiki ekhempini. Ugcizelele ukuthi yilokho kuphela azokuveza ngodaba oluthinta lomdlali obe yiFootballer of the Season ka-2017/2018 ngemuva kokusiza iSundowns ibe ngompetha be-Absa Premiership.
UThulani Thuswa, okhulumela iSundowns unqabile ukuphawula ngodaba lukaZulu, ofikisane noJeremy Brockie, Guston Sirino no-Aubrey Ngoma eChloorkop.
UThulani Thuswa wezokuxhumana kuSundowns ethintwa ngendaba kaDikgacio uthe: “Ngiqala ukuyizwa ngawe indaba kaDikgacio. Iqembu belingakaze lingitshele lutho ngaye.”
UThulani Thuswa wezokuxhumana kuSundowns uvumile ukuthi lukhona uphenyo lwangaphakathi olwenziwe ngodaba lukaDolly. “Abantu bayibeke ngenye indlela indaba yophenyo. Akekho umuntu ozoxoshwa. Yebo uphenyo lwenziwe. Inhloso yalo bekuwukuthola ukuthi yini eyaholela ekutheni kwenzeke iphutha ukuze ligwemeke ngokuzayo hhayi ukuthi kukhona abazoxoshwa. Nangempela sigcine sitholile ukuthi yini eyadala ukuthi kwenzeke iphutha. Indaba kaDolly yenziwa ngosuku lokugcina lokubhaliswa kwabadlali kuPSL okuyilanga eliphithizelayo.”
UThulani Thuswa wezokuxhumana kwiSundowns, akatholakalanga izolo ukuze aphawule ngokuthi sebezwile yini ngecala elivulelwe umqeqeshi.
UThulani Thuswa, wezokuxhumana kwiSundowns akavumanga futhi akaphikanga ngaphandle kokuthi njengeqembu abekho esimweni sokuphawula ngodaba olungakaphothulwa ngoba lokho mhlawumbe kungasuke kuphazamise izingxoxo.
UThulani Thuswa wezokuxhumana kwiSundowns akazange atholakale kwazise ezakhe bezidlala kwiCAF Champions League eGuinea ngoLwesibili. IChiefs ithe izobiza isithangami nabezindaba ukuzokwethula abadlali abasha nomqeqeshi.
UThulani Thuswa wezokuxhumana kwiSundowns ukubeke kwacaca ukuthi akanalo ulwazi ngendaba kaMashaba.
UThulani Thuswa, wezokuxhumana kwiSundowns, uthe akanalo ulwazi ngendaba kaJali.
UThulani Thuswa wezokuxhumana kwiSundowns utshele leli phephandaba ukuthi akuthusi ukumataniswa kwabo nalo mdlali weBafana Bafana.
UThulani Thuswa wezokuxhumana kwiSundowns uvumile ukuthi iqembu laseSaudi Arabia selike labathinta ngalesi sibabuli saseZimbabwe.
“UThulani ukuvezile kubantu abakwiSafa ukuthi usefuna ukubuya. Ngikhulumile naye ngefomu yakhe. Wenza kahle kakhulu. Udlale kakhulu kuleli zinga. Ngixoxile naye savumelana. Bengifuna ukuthola kuyena ukuthi ukufuna kwakhe ukubizelwa esikwatini akunayo yini imibandela ngoba uzokhumbula ukuthi inkinga yakhe kwakungekhona ukuthi akafuni ukudlalela iqembu lesizwe.
UThulasizwe Austine uthe ibambe ngakho impela, uyalujabulela uhlelo lukamasingcwabisane.
UThulasizwe uthe kwa-eNCA kuyohlala kuyikhaya lakhe afunde okuningi kulo.
Uthula uhlelo iWomen in Conversation olucubungula izinkinga abantu besifazane ababhekana nazo nsuku zonke.
Uthuli lwezichwe luqale ngemuva kokuthi umphakathi waseBhekuzulu umashele kwamasipala uyofuna incazelo ngezikhalo owaziletha phambilini okubalwa ukucishwa kukagesi namanzi nokunye.
UThuli, wazakhela udumo elingisa indawo kaNamhla kulo mdlalo okhonjiswa ngo-8 ebusuku phakathi nesonto kuSABC 1.
Uthulule konke engxoxweni ekhethekile abe nayo naleli phephandaba. Uqale ngokutshela Isolezwe ukuthi akuphelile ngaye kwezokusakaza.
uthumela i-SMS ebhalwe ukuthi ISO Maskandi nenamba yomculi omvotelayo ku: 33258, negama nesibongo sakho, kanti i-SMS ibiza uR1.50 ngayinye.
Uthumele amazwi enduduzo emndenini, abangani, amaqabane nakubo bonke abashonelwe yizihlobo zabo ngenxa yeCorona.
UTHUMELE isexwayiso esishubile kwabalandelayo kwi-Absa Premiership uJozef Vukusic opheka iPolokwane City ebuyisele iKaizer Chiefs kwamhlaba ngokuyishaya ngo 1-0 koweligi obubukwa izinyoni eMoses Mabhida Stadium, eThekwini, ngoMgqibelo.
Uthumele i-video eveza ukuthi wayiqopha kuWhatsApp ngoFebhuwari 2019. EkaDJ Bruceleigh kuvela ukuthi yaphuma ngoMeyi ngonyaka ofanayo.
Uthumele umbuso amasamanisi. Umnyango wezoBulungiswa ukuqinisekisile ukuthi uyamangalelwa kodwa ngeke ukwazi ukuphawula ngoba udaba selusenkantolo.
UThurman kodwa uthi uzobukisa ngayo le ngwevu yaseFilipino kwazise uzibona eyiqeda ngomgqimuzo womlalisa phansi.
UThurman, ongumpetha weWBA welterwieght ongakaze ahlulwe, uveze ukuthi
Uthuse abaningi esethi yena ubheke ukuba ngumengameli waseNingizimu Afrika “bottom and klaar”.
Uthuse umhlaba wonke ngesikhathi eveza ukuthi ufuna ukudlala ibhola. UBolt uzame inhlanhla kwiBorussia Dortmund yaseGermany kodwa yagcina ingamthathanga.
UThusheleni uthe umfana ozizamelayo, ofika eMlaza eyofuna umndeni wakoninalume.
UTHUSHUKE kwiMaccabi edlala kwiNational First Division umdlali wasemuva uRooi Mahamutsa ochithwe yiFree State Stars ikhala ngokuthi uhola kakhulu.
UThusini naye uhambe emazwini kaMyeza wathi ube khona umbango obushubile kodwa kabasafuni ukukhuluma kakhulu ngawo ngoba bahlale phansi balulungisa udaba.
UThusini uthe abahambisani nokuthi leli cala lilalelwe kusetshenziswa ezobuchwepheshe, bafuna uZuma azifikele mathupha enkantolo.
UThusi ubekhuluma emva kokusabalala komyalezo ezinkundleni zokuxhumana, obuthi kuzonxenxwa abahlali basemahostela ukuba babe ingxenye yombhidlango wokuba kukhululwe ejele owayengumengameli wakuleli uJacob Zuma, odonsa isigwebo sezinyanga ezingu-15 ejele eliseMtshezi, ngecala lokwedelela isinqumo seNkantolo yoMthethosisekelo.
UThusi ugwetshwa nje, ngoMsombuluko iNkantolo yeMantshi yaseThekwini igwebe uDoris Odwa Kati iminyaka engu-17 ngecala lokuzama ukubulala nokuphanga owesifazane kuleli hostela ngoSepthemba 2016.
UThusi unxuse labo abanolwazi olungaholela ekuboshweni kwabenzi bobubi ukuba babikele amaphoyisa.
UThusi uphinde wazwakalisa ukuzwelana nalabo abalahlekelwe yizihlobo zabo ePhoenix, ngesikhathi kuqhubeka izibhelu.
UThusi usho kanjena nje ziyaqhubeka izigcawu zokubonisana ngezokuphepha ezihlanganisa uMnyango wezokuThutha KwaZulu-Natal, uPRASA nabagibela isitimela. Isigcawu sayizolo besiseMaweleni. Kulezi zigcawu kudingidwa ngokuthi ngabe uma zibuya izitimela, abasebenzi bakwaPRASA, ingqalasizinda nabagibeli baphephile yini.
UThusi uthe bathole le mininingwane emuva kokuthi indodana yakhe isizilengisile, ukuthi kunencwadi ebinikezwe yona nguthishanhloko walesi sikole, echaza ngesenzo okuthiwa isenzile.
UThusi uthe bona kabahlangene nalo mbhidlango ohlelwayo.
UThusi uthe kumanje ukhuza abahlali ukuthi behlise umoya njengoba besazama ukubikela izikhulu zomkhandlu ukuthi amaphara aphumile lapho kade egciwe khona.
UThusi uthe le nhlangano yasebenza kanzima ngo-2008 igqugquzela abahlali basemahostela ukuthi bakhokhele izinsiza, kepha kwabuye kwanguwo umasipala ofaka unyawo lwedada.
UThusi uthe okunye okuyinkinga ukuthi izitimela sezishiyana ngehora okusho ukuthi uma kukhona esingafikanga kuzophela amahora amabili singekho isitimela esifikayo.
UThusi uthe uma enqoba akezile ngokuzoba yikhansela kodwa uzoba yisisebenzi sabantu. Uzozwa ngabantu ukuthi ikuphi inkinga yabo bese eba yisithunywa sabo ngaso sonke isikhathi.
UThusi uthe umasipala uyadembesela ekuqoqeni izikweletu zawo, wathi ngeke bavume ukuthi kukhishwe abantu abakweletayo.
UThusi uthe ushaqekile ukuthi umasipala usuthathe isinqumo sokuxosha abantu ngaphandle kokuthi kwaziswe bona njengabantu abamele abahlali basemahostela.
UThusi uthe uyafisa ukuthi umkhandlu usheshe uyisukumele le ndaba abantu bangaze bagcine sebezithathela umthetho ngezandla.
“UThusi uyena owaya e-Albert Part wayovimba ukukhishwa kwabantu emafulethini. Wayekhona nangesikhathi somvalelandlini eqinisekisa ukuthi abantu bayadla futhi bayazithola izinsiza engabhekile ukuthi umuntu uphuma kuliphi iqembu. Abantu abavotele i-IFP ezobalethela ushintsho kule ndawo,” kusho uHlabisa.
UThuso (29), okuthiwa wake wakusho ukuthi uyafisa ukusebenza noViola, uzolingisa efilimini iThe Woman King.
“UThuso angingabazi ukuthi uzobuyela ebholeni lakhe. Uyadansa uma iqembu liwina. Ngakho kufanele siwine ukuze ezojabulisa abalandeli bethu,” kusho uThidiela.
UThuso bekungaqalli ukuthi abonakale ekhuluma ezinhlelweni zase-USA njengoba waba nengxoxo no-Oprah Winfrey.
UThuso ekuqaleni konyaka kuvele izindaba zokuthi uzobonakala emdlalweni abelingisa kuwo indawo ka-Okuhle Cele.