input
stringlengths
1
130k
Uthi uzakwabo ayefunda naye wathi ufuna ukuba yi-aeronautical engineer.
Uthi uZakwe wagcina ethathe umuzi womuntu owayeyisiboshwa futhi esehlala nenqwaba yabantu kuwo "kudliwa ubumnandi."
Uthi uzimisele ngokusiza i-ANC uma isikhankasela ukhetho lwangonyaka ozayo ukuze inqobe.
UTHI uzosiphonsela inselelo isinqumo sokumiswa kwakhe okwesikhashana eqenjini elibusayo uMnuz Carl Niehaus omiswe izolo.
Uthi uZubenathi wagcina elele nogogo wakhe.
Uthi wabachazela ukuthi ubathanda bonke ngokulingana. Wabatshela ukuthi akathandi ukuhlukana nabo kodwa ofisa ukumshiya, ngeke amsole.
Uthi wabuyela eMnyangweni wezaseKhaya lapho bafika bathi kuzodinga akhokhe ukuze zikhishwe lezingane egameni lakhe. Uthe wakhokha kodwa kuze kube yimanje akukaze kulungiswe.
Uthi wabuyela esibhedlela ngemuva kwazo izinyanga ezintathu. Udokotela owayemhlinza uthi wavele wamphendula ngamazwi anzima wathi : "Ngeke ngisakwazi ukaqala phansi ngikuhlinze. Angifuni ukungcolisa izandla zami ngomphefumulo wakho.''
Uthi wacela kubazali bakhe ukuthi ayeke ukufunda ngoba ebona ukuthi le nto iyamsebenzela.
Uthi wafika esibhedlela ngoLwesine enezinhlungu, udokotela wathi yize enamasonto angu-26 ezithwele isibeletho sakhe sesivulekile kuzomele alale ngoba usezobeletha.
Uthi wagencwa ngobhushi ekhanda naseqakaleni lapho afakwe khona insimbi. Uthi isamfikela njalo uma elele into eyamehlela kubulawa uzinyobulala wakhe, owayemnene.
Uthi wagqugquzelwa nayimpumelelo ka-Asnath Mahapa owaba ngumshayeli wokuqala wamabhanoyi wesifazane omnyama eNingizimu Afrika.
Uthi wahlangana naye ngo-2014 eChatsworth njengoba esebenza kwesinye sezitolo e-The Ridge kule ndawo.
Uthi wakwazi ukugaqa ngamadolo wafika emgwaqweni wathola usizo lwemoto eyayidlula, yambeka komunye umuzi. Yilapho afike wangifonela khona nokwathi uma ngifika ngabona ukuthi isimo sakhe sibi kakhulu.
Uthi wakwazi ukuziphephisa nabangani bakhe ngokuthi aphele emehlweni. Alikho icala alivule emaphoyiseni ngoba uthi akabazi abasolwa futhi akazithathanga nezinombolo zemoto ababehamba ngayo. Kulindeleke afake isicelo esibhalwe phansi ngoDisemba, azonxusa ngaso inkantolo ukuba imshintshele izinsuku asayina ngazo.
Uthi waphasa kahle * -matric kodwa ngenxa yezinselelo waphoqeleka ukuthi ahlale ekhaya abhekane namasimu.
Uthi waphendula wathi: "Ngingumuntu osondelene nomndeni ozama ukubasiza. Ngingenelela ngoba awubaphenduli. Isifiso sami ukuthi bathole ubulungiswa."
Uthi waphuma esegijima esiteji eyocela imenenja yakhe ukuba imtholele amaqakelo emotweni.
Uthi washayelwa ucingo nguZuma ngaphambi kokuba ahlangane noGupta owamnxusa ukusiza lo mndeni.
UTHI wasinikwa emazulwini isikhundla sokudidiyela amabutho aKwaZulu uMnuz Mlandeni "Mgiliji" Nhleko, usebe kulesi sikhundla iminyaka engaphezu kuka-30.
Uthi wasuka lapho waphuthuma eposini, watshelwa khona ukuthi imali yakhe yonke ikhishwe ngayizolo eMagalela, eLamontville, eThekwini.
Uthi watshelwa ukuthi uma engenelisekile angeza esibhedlela azofaka incwadi yesikhalazo.
Uthi wavele waqhatha ngomjiko uTenashe. Eqhuba uthe uMuhsin weza kuye ethetha, wavele wamshaya maqede waphuma enkundleni.
Uthi wawungenela esizwa abasebenzi basegaraji. NgoJuni waziswa ukuthi ungomunye wabatonyuliwe ukuba baye kowamanqamu eGoli obungoSepthemba 20.
Uthi waya emakhazeni ephelezelwa yizihlobo zakhe wafike wasihlonza isidumbu sendodana yakhe kodwa amaphoyisa ayathalalisa uma sekumele anikezwe sona.
Uthi waya esiteshini samaphoyisa eVela eyobika ngokunyamalala kwendodakazi kodwa wakhonjwa kwesaseMtshebheni. Uthe amaphoyisa athi akayobheka indodakazi yakhe esokeni layo, ebanganini, ezibhedlela nasemakhazeni okuyizindawo abuye kuzona elambatha.
Uthi wayebuya emsebenzini ngabo-3 ntambama, ehamba wavinjezelwa ngabomdabu baseNdiya ababevale umgwaqo kwaze kwayikasithupha. Uthi abamdubula babeqhele ngebanga elingamamitha angaphansi kuka-100.
“Uthi wayedakwe kakhulu ehamba ekhaya futhi wafika phambili kwaba mnandi waphatheka kahle engasiboni isidingo sokubuyela ekhaya. Uthi ubesaba ukungifonela njengoba asuka ekhaya waya edolobheni wase edlulela ezihlotsheni. Yena akakuboni njengento engeyinhle akwenzile ngoba uthi ubezidlela ubumnandi selokhu ahamba ekhaya. Mina bese ngilindele abantu abazoqhamuka sebethi nasi isidumbu sakhe,” kuchaza uNkk Khumalo.
Uthi wayengekho nokuba khona ngesikhathi bengqongqoza kubo kaPhiwayinkosi okusolwa ukuthi bangqongqoza bazibiza ngamaphoyisa ukuze unina kaPhiwayinkosi avule umnyango.
Uthi wayethuleleni ukusho le nto umkhwenyana wami esaphila? Sebebeyangidivosa ngoba engasekho umkhwenyana wami. Ayikho yonke le nto eshiwo nguTrevor, uyangihlambalaza nje, kuzikhalela uMdonso.
Uthi wayezitshela ukuthi kuqhuma isondo ngenkathi bedutshulwa. Kwaze kwakhona abashoyo etekisini ukuthi akulalwe phansi bayabulawa. Uthi ngaleso sikhathi wayehlezi esihlalweni esingemuva komshayeli athi wasinda.
Uthi wayifica neshende nomngani walo behleli endaweni yokudla eMgungundlovu wangabe esabuza wavulela ngenhlamvu. Umngani weshende wazama ukumhlasela naye wamdubula.
Uthi wazama ukumchazela ukuthi uphuma e-library kodwa akafunanga ukuzwa. Wathi kukhona amakhosikazi amtshelile imikhuba yakhe ngesikhathi esemtholampilo,” kusho umakhelwane.
Uthi wazifundela kwezakhe ukuthi uqonde ukumtshela ukuthi uma eke waqala phansi wahlinzwa uzokwelusa amadada.
Uthi wazikhalela wacela ukuba babashiye nokudla okuncane ngoba usuku lomholo lwaluseduze, banqaba.
Uthi wenze isiqiniseko sokuba yingxenye yokuphrojuswa kwe-EP yakhe iZenala, ngoba ubefuna ukuthi kuphume umsebenzi ozojatshulelwa nayingane yakhe uma isikhulile ngoba inhloso ukuhlonipha yona. Kwi-EP uthe kunengoma ayibiza ngoZenala, ayibhekise kumntanakhe.
Uthi wezwa sekuqhuma isibhamu kathathu kodwa wanganaka ezitshela ukuthi siqhuma kwenye indawo. Kuthe lapho ebona kudlula isikhathi umyeni wakhe engangeni endlini waphuma wamfica endindilizile edamini legazi.
Uthi wezwa umufi kungathi uyakhala, kungathi uncisheka umoya ekameleni abelala kulo nomsolwa.
Uthi wonke umdlali omnyama onesithakazelo noma kuphi lapho bedlala khona lomdlalo kufanele babenethemba ukuthi abakwenzayo kukhona obabukayo.
Uthi yena namanje usazibuza uyaziphendula ukuthi ingempela kwenzekeni. Uthi umkhwenyana wubemazi engowesilisa obezihlonipha futhi eqotho.
Uthi yena nomakhelwane bakhe bathenga indawo enduneni, uMnuz Robinson Shangase, emhlabeni athe watshelwa ukuthi owenkosi yesizwe samaQadi, uMnuz Mqoqi Ngcobo.
Uthi yena nomndeni wakhe sebelala komunye umakhelwane. Uthi okubuhlungu wukuthi uhlaselwe ngomakhelwane bakhe abaziyo. Uthi impela uyokhohlwa efile yilesi sigameko.
Uthi yena nomyeni wakhe bebezokwenza isiphihli somcimbi emuva kokuthweswa iziqu ukuze bakhuthaze nezinye izitshudeni. Ukuthola lezi ziqu, uthe kuzomsiza emsebenzini wakhe onzulu wokucwaninga nokulekelela ezinye izitshudeni.
Uthi yena wadliswa ushevu owujuqu kodwa wasinda ngenxa yokushesha athole usizo lokwelashwa phesheya.
Uthi yibo abasabalalise lokhu bencoma amandla ale mbiza. UMondli uthi kuthutheleke abantu kubo bezofuna le mbiza wabe yena esefaka isithombe sayo ezinkundleni zokuxhumana emasontweni amabili adlule.
Uthi yilapho aqala khona imizamo yokufeza iphupho lakhe lokucula.
Uthi yize bafica isidumbu siphelele kodwa intamo yayihlukaniswe nekhanda. Izingalo nazo ziseceleni nezinwele nazo zibekwe eceleni.
Uthi yize bekhona abaqeqeshi abashiyile ukuthi baqhubeke nomsebenzi wokukhulisa abafana esikhungweni esiseThekwini, kodwa iphupho analo ngalesi sikhungo nesandla sakhe ekwenzeni izinto besingeke sifane nesabanye.
Uthi yize ewumuntu omatasa ngenxa yomsebenzi njengoba engumabhalane kuMasipala weTheku kodwa akumkhinyabezi ukuthi aphinde adlalele ikilabhu yangakubo i-Ink Hockey Club edlala ngaphansi kwesigaba esiphezulu kwi-Durban Central.
Uthi zonke izinsuku umphakathi ubulokhu uvuke njalo uthungatha le ngane yentombazane, okuthe ngosuku etholakale ngalo, umphakathi wanqamula emahlathini waze wafika kwesinye isakhiwo esingahlali muntu, ebesikhiyiwe.
UThlabi ufake lesi sicelo kulandela izinsolo ngaye ezaphakanyiswa uZuma ngesikhathi efakaza kule khomishini ngeledlule.
UThobakgale uthe ezinye zeziboshwa ziqalile ngokubhala iphepha i-Computer Applications Technology (CAT) kuleli sonto wathi lesi sifundo sizobasiza ngamakhono ezobuchwepheshe noma bengaphakathi.
UThobani Dlomo olingisa indawo kaMndeni yena ufake isithombe ephethe izinsimbi, ebuza umbuzo othi: “Nithe yini ebambe isibili ezinhlelweni zakwaDStv?”
UThobani kulo mdlalo nakule levideo ubehamba nabanye babalingisi abafike kuqala kunaye endimeni yezokulingisa futhi abaziwayo ngokuba namandla uma bethola ithuba emidlalweni. Kodwa abazange bamnike inkinga njengoba ehamba phambili futhi kungazange kumgqibe ukubakhona kwabo. Abantu abaningi balokhu bemncome njalo ngekhono lakhe lokukwazi ukulingisa ngendlela egculisayo aphinde ababusise nangephimbo lakhe.
UThobani Nzuza olingisa indawo kaMndeni Ehotela nokuyindawo ehamba phambili kubalandeli balo mdlalo selokhu ijikeleze njalo ivideo yesiqephu ebecula kuzo kulo mdlalo.
UThobani Nzuza waseMlaza obedlala indawo kaMndeni kwiHostela, uthi usesalelwe yizinyanga ezintathu aphunyukwe yiqatha emlonyeni ngenxa yokungalutholi uxhaso lukaR100 000.
UThobani ulingisa indawo kaMndeni emdlalweni onesasasa okhonjiswa ngo-8 ebusuku ngeSonto kuMzansi Magic.
UThoba.ni uthe “Seluze lanishisa, seniyahluleka ukulifihla”.
UThobani uthe uzimisele ngokulwa kuze kunqamuke izingalo ngoba uyabona ukuthi ubanjwa inkunzi emini kwabha. Indlabeyiphika Maskandi Festival yeGcokama ibophele abaculi abadumile okungoKhuzani, Abafana BakaMgqumeni, Dlubheke, Mjikijelwa, Buselaphi, Igeza LakwaMgube nabasakazi boKhozi FM uZimdollar noNgizwe Mchunu.
UThobani, waseMlaza, uthe uzwe kukhona osembhozomela kwase kusuka uthuli lwezichwe phakathi kwabo.
UThobejane obekhuluma ohlelweni leSuperSport, i-PSL Now, uthembise isibhaxu iqembu likaLehlohonolo Seema, echoma ngokuthi abafana abaphekwa nguye, kuvele kube sengathi bayahlanya uma bedlala ekuhambeni.
UThobejane sihlala ndawonye naye, siwumndeni. Kufanele akhule manje agxile emsebenzini wakhe. Ukujezisa umuntu akusho ukuthi uyambulala kodwa usuke ufuna ukumlungisa. Angimxoshanga ngoba ngangimzonda. Naye wakuqonda lokho. Ngifuna abe ngumqeqeshi ophezulu eNingizimu Afrika, alungele ukuthi ngelinye ilanga angabizwa ayoqeqesha iBafana Bafana, kusho uMphahlele.
UThobejane ubuyiselwe esikhundleni sokuqeqesha isikimu esikhulu seBaroka emuva kokwenza kahle kwesidlala kwiDStv Diski Challenge.
UThobejane uphinde waveza ukuthi isinqumo sinamathuba amaningi okuphazamisa iligi.
UTHOBEKA Cele umndeni wakhe okhathazekile ngokunyamalala kwakhe ekhaya Isithombe: SITHUNYELWE
UThobeka Dube (17) ongumfundi kaGrade 12 kulesi sikole, uthe bezikhona izinkinga ekufundeni kwabo ngesikhathi elakuleli likuthaqa, wathi kodwa othisha bebengazibekile phansi bezama konke okusemandleni, ukuqinisekisa ukuthi abafundi bazizwa besekilasini.
UThobeka “Tipcee” Ndaba waseMlaza ubenomcimbi eVivo eMhlanga ngoMgqibelo ebusuku. Ngonyaka odlule ubeshisa izikhotha ngezingoma abepikwe kuzo okuyiMadness yeDistruction Boyz, Amadada kaDJ Gukwa, Malume kaDJ Tira neyakhe ethi Iscathulo apike kuyo uTira, Distruction Boyz noBusiswa.
UTHOBEKE amanxeba owesifazane owadlwengulwa enezinyanga eziyisikhombisa ezithwele kugwetshwa umdlwenguli odilikajele abayisikhombisa.
UTHOBEKE amanxeba umndeni wephoyisa lesifazane ngokugwetshwa udilikajele kwesoka lalo elambulala lamngqongqisa ngomlilo.
UTHOBEKE amanxeba umndeni wesishoshovu esabulawa, yiNkantolo eNkulu yaseThekwini igweba umbulali iminyaka ewu-25 ebhadla ejele, izolo.
UTHOBEKE amanxeba umndeni wowesifazane waseNorthdale eMgungundlovu, ngokugwetshwa udilikajele kwesoka lakhe eliyiphoyisa elambulala eminyakeni emithathu edlule.
UThobekile Mkhwanazi wodumo lwengoma ethi Ngiphuma eGerushi, uveze ukuthi selokhu kwathi nhlo ungumuntu onozwelo nofisa ukufaka isandla kubantu abasuke beswele.
UThobekile unenkampani Imvana Productions, athe okwamanje usayikhulisa kodwa ngokuhamba kwesikhathi izosayinisa abaculi ngaphansi kwayo.
UThobela oqokelwe kwesobuMeya eMsunduzi, ubesebenza esiShayamthetho futhi uyilungu lesigungu sesikhashana saseMoses Mabhida. Uke wabe yikhansela eliyilungu le-Exco.
UThobela uthe konke lokhu okuphumile emaphephandabeni into engekho yonke, kunesandla sepolitiki phakathi.
UThobela uthe udaba luqale ukudingidwa wumkhandlu ngasekupheleni konyaka odlule, lwachithwa. Uthe umkhandlu ngokwawo ukhamekile ngasezimalini, nawo udinga ukuxhaswa ngoR10 billion ukuze ukwazi ukugcina izidingo zokuletha ingqalasizinda.
UThobela uthe umkhandlu awukanqumi ngokuxhaswa kwe-United kodwa “ngokwami ngingaluleka” ukuthi umkhandlu usibheke isicelo.
UThobela uthe yize idolobha lingenayo imali, kumele kube khona elikwenzayo ukusiza iqembu njengoba likwazile ukubeka idolobha labo ebalazweni lasiza nokukhulisa umnotho.
UThobela uthunywe ukuthi axhumane nezinkampani ezizimele ukuthi athole iminikelo noxhaso lwamaciko.
UThobile N Mkhize uthe: “Mina ngithi akuyiwe khona oKhozini sijwayeleka kabi phela la.”
UThobile noPrudence bathe bajabule ukubona ungqongqoshe futhi bahlela ukuba wothisha.
UThobile Tshabalala oyiHead of Brand kwa-Old Mutual Limited, uthe bayaziqhenya ngokuba yingxenye yalolu hlelo olukhombisa ububanzi bethalente lase-Afrika.
UThobile ungenye yamakhosikazi amane kasomabhizinisi uMusa Mseleku wohlelo uThando Nes’thembu olukhonjiswa kuMzansi Magic.
UThobile uthe umndeni uzomemezela maduze ukuthi izimali zizobuyiselwa nini, kuphi kanjani kubanikazi bazo. “Kunezinkulumo eziqoshiwe ezisabalele zabantu abazenza mina noma amalungu omndeni, ezithi ngoJulayi 25, amalungu omphakathi azothola izimali zawo. Akusilo iqiniso lelo. Uma nje imali isikhona, sizokuya esiteshini somphakathi sangakithi, iNqubeko FM.”
UThobile Vilakazi naye oboshiwe, othe wenza iziqu zakhe zokufundisa ezinkulisa e-Unisa, uchaze impilo yangaphakathi njengenzima kakhulu. Wathi abesifazane abangaphandle mabenze isiqiniseko sokuthi kabazihlanganisi nezinto ezingaholela ekutheni bazithole sebeyiziboshwa.
UThoka uphambane noThobejane njengoba esezogxila ekuqeqesheni iqembu leDStv Diski Challenge.
UThokozani (52) wangena endaweni zengwazi yombhaqanga engasekho uDavid “Mdavu” Masondo, owadlula emhlabeni ngo-2015.
UThokozani Langa, naye okule nkampani, uhambe emazwini kaZakwe wathi basalinde ukuzwa kubaphathi babo.
UTHOKOZANI Langa odume ngelikaSomnandi, uthe naye ubakhuzile abanye omaskandi ukuthi bangamlwisi uKhuzani ngoba leyo nto izodala uqhekeko phakathi kwabo bengomaskandi kanti babambisene kahle.
UThokozani Langa uthe, Igcokama libhimbile ngenkulumo yalo.
UThokozani “MaFresh” Mpungose uzoqhubeka ne-Akulalwa ngo-11 kuya ku-2 ngoMsombuluko kuya kuLwesine.
UThokozani Majozi uhlonishwe nge-Order of Mapungubwe in Bronze.
UThokozani “Manjaro” Ndawonde (36) odabuka eDundee kodwa ozinze eThekwini uthe sekunesikhathi esemculweni kodwa engazethembi ngokwanele ukuthi akhiphe ingoma ezimele.
UTHOKOZANI NDLOVU uxoxe noMnuz Msawakhe Mayisela, okhulumela umkhandlu ukuzwa ukuthi bazokwazi yini ukumelana nomsebenzi obuwenziwa osonkontileka abaningi ngabasebenzi babo kuphela. Nokuthi kuzokwenzekani ngabakhala ngokuphucwa iqatha emlonyeni.
UThokozani Nxumalo odabuka kwesakaMthethwa eMpangeni KwaZulu-Natal uthe inkinga kwaba ukuxabana kwemenenja yakhe noFundile obenguphrojusa we-albhamu yakhe kanti bazothi uma behlukana ahambe nengoma yakhe. Uthe le ngoma ethi Ntabe Zikude ekwi-albhamu kaFundile, iBorrowed Gift, ngeyake futhi akakuvezile ukuthi eyakhe.
UThokozani uqale amabanga aphansi Esibanini Primary wabe esephothula u-matric ngo-2014, eSwelihle High eMlaza. Uthe yize efunde iCivil Engineering eMangosuthu University of Technology kepha uthando lokubhala yinto engaphakathi kuyena. Uthe kunenye incwadi aseyibhalile osekushoda ukuthi ishicilelwe.
UThokozani uthe ingoma wayiqopha ngo-2007 okungunyaka abagcine ngawo ukusebenza noFundile. Ngo-2008 uthe uFundile ukhiphe i-albhamu yakhe enale ngoma aveza sengathi iculwa uyena (uFundile) kanti yena ungena kuyona ngokuyibhala kuphela. Uthe okumsuse phansi wukuthi ubonile ukuthi iningi imali eyenziwa yile ngoma njengoba idlalwa njalo emisakazweni ekubeni uFundile ukufihlile ukuthi iculwa uyena.
UThokozani uthe ngeke awuyeke umculo kodwa uzokusheba. “Kuzosina kudedelana.”
UThokozani uthe ngoMashi 31 nonyaka, okuyilanga lesigameko, wayephuma emsebenzini ngesikhathi enqamula kujantshi wesitimela eMlazi.
UThokozani Xulu (33) noLindani Sibisi (36) badedelwe ngebheyili kaR1 000 umuntu emunye yiNkantolo yeMantshi yaseVryheid.