input
stringlengths 1
130k
⌀ |
---|
Uthishanhloko, uMnuz Mzowakhe Mvubu, ukuqinisekisile ukuthi bekunezinxushunxushu ngoLwesihlanu. |
Uthishanhloko, uMnuz Sibusiso Maseko, uthe utshelwe ngoMgqibelo ekuseni ukuthi kugqekeziwe esikoleni. |
Uthishanhloko uMnuz Thembeka Ndlovu uthe baluqale kabi usuku futhi bekungeke kusafundiseka. Izingane zidedelwe ngabo-12 esikoleni. |
Uthishanhloko uNkk Gabisile Zulu, uthe wafika ngo-1990 isikole sinabafundi abangu-600, okumanje bangu-1 246. Uthe bekuyinkinga ukusebenza kulesi sikole ngenxa yokushoda kwamakilasi ayelishumi kuphela ngesikhathi efika. |
Uthishanhloko uNkk Mamotsau Sithole, uthe uphuthume esikoleni khona ezintatha ngemuva kokubikelwa ukuthi kuyasha. |
Uthishanhloko usolwa ngokudelela othisha asebeze bamceba nasezikhulwini zomnyango wezemfundo. |
Uthishanhloko uthe ngeke akwazi ukuphawula ngalolu daba ngoba akavumelekile ukukhuluma nabezindaba. |
“Uthishanhloko uthe unogada makangene ngaphakathi ayobheka ukuthi akukho yini lapho belele khona. Unogada ujombe uthango wangena ngaphakathi wabuya esethi ozakwabo ubafice belele edamini legazi akazi noma kukhona yini kubo osaphila. Uthishanhloko umlandele wangena naye baphuma sebeyofuna abosizo oluphuthumayo,” kusho umthombo. |
“Uthishanhloko uvumile ukuthi nguyena owanika uNkosinathi incwadi. Okungixakayo wukuthi ayisayiniwe futhi ayinaso isigxivizo sesikole,” kusho uThusi. |
“Uthishanhloko uyizindlebe neso likangqongqoshe ngoba phela ngeke abhule ukuthi inkinga ikuphi. |
Uthishanhloko wakulesi sikole ongafunanga negama lakhe, uthe uyalwazi udaba, wacela ukungaphawuli ngenxa yokuthi uMnyango wezeMfundo awubavumeli ukuthi baphawule kwabezindaba. |
Uthishanhloko wakulesi sikole ozibize nguMnuz Manyosi, ucele ukungaphawuli ngoba uMnyango wezeMfundo KwaZulu- Natal awubavumeli ukukwenza lokho. |
Uthishanhloko wakulesi sikole uMnuz Braam Mouton uthe bayabujabulela ubudlelwane asebebakhe nomnyango kaMasutha. Uthe bese kukaningi bethenjiswa abantu ukuthi bazokwenza izinto ebezigcina ngokungenzeki baze baphelelwa yithemba. |
Uthishanhloko wakulesi sikole, uMnuz Goodman Ntsele uthe: “Ukukhululeka kwabafundi kusho ukuthi abafundi bazokwenza kahle kakhulu, besingakulindele okwenziwe uKhuzani siyabonga asiqedi. Siyamfisela sengathi angaqhubeka nokwenza okuhle njengoba imfundo kuyiwona khiye wayo yonke into,” kuchaza yena. |
Uthishanhloko wakulesi sikole, uMnuz Philani Ndlovu, uthe lesi sikole silahlekelwe ngokushona kwalaba bafundi abathathu. |
Uthishanhloko wakulesi sikole, uNksz Thembekile Makhanya uthe ukhuthaza ukuthi othisha bagqoke izimpahla ezihloniphekile ezizokwenza ukuthi ubuthisha bube nesithunzi. |
Uthishanhloko wakwesinye sezikole kule ndawo ocele ukungadalulwa, uvumile ukuthi lesi sitayela singenisile. |
“Uthishanhloko walala isibili kulo mncintiswano ngo-2015 ezintweni ezithinta ubuholi. Ungigqugquzele kakhulu ukuthi ngiwungenele ethi ucabanga ukuthi ngingawudla umhlanganiso, nakhu ngempela ngiwinile.” |
Uthishanhloko walesi sikole esithole u-100% nyakenye, uMnuz Zibuse Ncala, uthe wayecabanga ukuthi uyadlala uSimelane uma ezocela ukuthi abuyele esikoleni ukuze azophucula u-matric wakhe. |
Uthishanhloko waseMavela High, uMnuz Thembeka Ndlovu, uthe kunzima okubehlele. |
Uthishanhloko waseMenzi High, uNksz Muntu Ntombela, uthe bayasihlonipha isikhathi nokuyikho okwenze baphumelela kahle ngonyaka odlule. |
Uthishanhloko waseMenzi, uNksz Muntu Ntombela, uthe ukuzimisela kothisha yikhona okukhipha imiphumela emihle minyaka yonke kulesi sikole. |
Uthishanhloko waseMgijimi uMnuz Mziwakhe Mvubu naye ukhale ngokungaboshwa kwabantu uma bentshontsha izinto zesikole. |
Uthishanhloko waseNgwemabala, uMnuz Doctor Gumede, uthe sekungokwesibili kwebiwa impahla yesikole njengoba eminyakeni edlule kuke kwenzeka. |
Uthishanhloko waseQinisweni Primary uMnuz Thembizwi Msomi uthe bajabule ngemiklomelo ngoba izosiza ekuthuthukiseni isikole. IQinisweni iklonyeliswe ngoR32 000. |
UTHISHANHLOKO waseSibusisiwe Comprehensive Technical High eMbumbulu uMnuz Sipho Khomo, uthi kayikho into ezobavimba ukuthola * -100% kwisayensi emuva kokunikelelwa ngegumbi lesayensi lezobuchwepheshe elibiza uR600 000. |
UTHISHANHLOKO wasesikoleni saKwaMashu, iSibonise Senior Primary, uMnuz Lindokuhle Madonsela, udutshulwe ngentululwane yezinhlamvu washonela endaweni yesigameko ephuma esikoleni izolo ntambama. |
Uthishanhloko wasesikoleni samabanga aphezulu eZakheni okhulume neSolezwe kodwa wacela ukuthi angadalulwa ngenxa yokuthi akavumelekile ukukhuluma nabezindaba uthe bebezitshela ukuthi bazozama ukuphusha kuleli sonto njengoba bebuyile kodwa sebezophazanyiswa wukuthi sekuthiwe abasheshe bavale. |
Uthishanhloko wase-Unisa, uSolwazi Mandla Makhanya umnxuse ukuthi ayeke akwenzayo nokuthi angalifaki igama lenyuvesi endabeni ephakathi kwakhe ne-Ucece. |
Uthishanhloko waseVelabahleke, uMnuz Bheki Mhlongo, uthe ukuthokozele kakhulu ukuklonyeliswa kwesikole esingaphansi kwakhe ngokuthi senze kahle. |
Uthishanhloko waseZwelethu High, uMnuz Sibusiso Maseko, uthe kugqekezwe kwelinye lamagumbi okufundela kulesi sikole kwashaqwa izihlalo ezingu-16 okusolakala ukuthi kwenzeke ngesikhathi izikole zivaliwe. |
Uthishanhloko wathi angohlala, ngilindele ucingo olushoyo ukuthi ngingaqala nini emsebenzini. Ngangizoba wuthisha obambile kwesinye sezikole ePinetown District, kepha saze saphelelwa yisikhathi isikhala. Kanti kumele kuze kubuye uJesu yin ukuze siqashwe? |
Uthishanhloko wathi asale eseyifunela isikole khona ehhovisi loMnyango wezaseKhaya. |
Uthishanhloko wesikole, uDkt Mavis Naidoo uma ekhuluma ngempumelelo yesikole ucaphuna amazwi ombhali, uVincent van Gogh athi: “Izinto ezinkulu zenziwa yizinto eziningi ezincane ezihlanganisiwe.” |
Uthishanhloko wesikole, uMnuz Ntandoyakhe Ntuli uthe uyafisa uMnyango wezeMfundo KwaZulu-Natal ukuba ubandisele amakilasi. |
Uthishanhloko wesikole, uNkk Happy Mthembu, uthe bayazi ngodaba futhi abazali bomfundi bayaxhumana nothisha. Uthe naye usekhulumile nabo abazali kodwa baxhumana kakhulu nothisha othintekayo. |
Uthishanhloko wesikole, uNkk Mamotsau Sithole, uthe abafundi bathukile ngoba ngesikhathi kwenzeka lesi sehlakalo kukhona abebefunda entathakusa izolo. |
Uthishanhloko wesikole, uNksz Ntombifuthi Khuzwayo, uthe akasazi ukuthi kumele enze njani kwayena ngesimo sesikole. Uthi kade ayewubikela uMnyango wezeMfundo kulesi sifundazwe kodwa kuze kube manje akukho okwenzekayo. Uthe abafundi basuka emakhaya nsuku zonke bezofunda lezi zifundo nje kuphela maqede bagoduke. |
Uthishanhlolo wakulesi sikole ozibize ngoHlela, uthe: “Njengoba negama lisho ukuthi eyokuvolontiya, akuphoqwa muntu,” kusho uHlela. |
Uthisha nomzali, abaganele ndawonye, kuthiwa ababhekani emva kwengxabano yomndeni. |
Uthisha obefundisa eMseni Primary uNksz Samukelisiwe Nkabinde okusolakala ukuthi ubulawe wowayeyisoka lakhe obengafuni ukwaliwa. Isithombe: SITHUNYELWE |
UTHISHA obesemiswe izinyanga eziyisithupha emsebenzini, ngemuva kokususwa ekufundiseni uGrade 12, ayofakwa kaGrade R, ugcine ebuyiselwa esikoleni. |
Uthisha, obeyiHOD, uxoshwe ngemuva kokuqeda ukumakela abafundi kwavalwa nomholo obekumele awuthole ngoNovemba. |
UTHISHA odle umhlanganiso eqwaqwada abanye emncintiswaneni wothisha abavelele eNingizimu Afrika ekufundiseni iSayensi, uthe kwaba yiqhinga likaNkulunkulu ukuthi ayeke umsebenzi awufundela angene ekufundiseni. |
Uthisha, ofundisa kwesinye isikole eMkhindini, kuthiwa walutha umfundi wamenza wakholwa wukuthi bayathandana kusukela ngo-Febhuwari. |
Uthisha okhulume neSolezwe kepha ongagunyaziwe ukukhuluma nabezindaba, uthe isikole sinabafundi abangu-1230 namakilasi ayisishiyagalolunye kuphela, wathi yikho okwenze abafundi bagoloza ukuqala ukufunda befuna umnyango ulungise lesi simo. |
Uthisha, okungowesifazane, uthe amadoda asola ukuthi anqume ucingo olubiyele isikole angena ekilasini lakhe ngoba kuyilona eliseduze, uwabone esengena ekilasini. |
Uthisha, okuthiwa ungundlovukayiphikiswa, kuthiwa usehlule nothishanhloko. Isigungu sabazali kuthiwa sibikelwe ngodaba kodwa kwanhlanga zimuka nomoya. |
Uthisha okuthiwa waqolwa uTaibu, Isolezwe elixoxe naye ngoSepthemba, wathi ufuna imali yakhe nokubona uTaibu ebhadla ejele. |
Uthisha olahlwa yicala lokulala nabafundi uyavalwa, angaphinde aqasheke. |
Uthisha olandise Isolezwe owayekhona ngosuku lwesigameko kodwa ongathandanga ukudalulwa, uthe uNgcobo nayehamba nabo kabazange bazihluphe ngokucela imvume kothisha kodwa bathi isikole bayasivala. |
Uthisha ophinde abe wumakhelwane wakhe, uMnuz Siyabonga Mthethwa ofundisa eZakhe High kwa L KwaMashu, nguyena ogcine ebelethise umfundi. |
Uthisha oseneminyaka engu-53, obelinde ngabomvu umhlalaphansi, uthe ubehlaliswe ukuthi iSars itapa imali enkulu uma usheshe wathatha umhlalaphansi. |
UTHISHA osola uthishomkhulu ngokumdlwengulela esikoleni, uthi ufisa ajeze kanzima ngoba isenzo sakhe besihambisana nokumbukela phansi, nokumhlukumeza ngoba nakhu ebefuna umsebenzi. |
“Uthisha osolwa ngokuhlukumeza abafundi ngokocansi umisiwe njengoba kuzoqala uphenyo. Izinsolo zokuhlukumeza ngokocansi sizisukumela phezulu, zizophenyisiswa. Siyacela abamangali beze kuthina nobufakazi obudingekayo njengoba siphenya,” kusho uMshengu esitatimendeni. |
Uthisha owayekhona uSphelele elimala, uMnuz Mfanafuthi Mdluli, uthe unina kaSphelele watshelwa ngalolu daba. |
Uthisha owumqondisi wezinhlelo zethelevishini eGermany, uKarin Kedem, wathi uyazifela ngomculo kamaskandi kade evakashele eNingizimu Afrika ngo-Agasti 2015. “Ngethulwa emculweni kamaskandi ngowayesikhombisa izindawo njengezivakashi, uSifiso. Amaculo okuqala engawezwa ngakaMthandeni (Igcokama Elisha) noJaiva Zimnike (Mzovukile Khanyeza) athi Nguwe nelithi Xenophobia,” kusho uKarin ekhuluma neSolezwe eseGermany. |
Uthisha oyinhloko yezifundo esikoleni uthe uthishanhloko akekho usaye komunye umhlangano, nguyena onelungelo lokuphawula ngalolu daba. |
“Uthisha sikhulume naye wathi umfundi ufahlaze izibuko zakhe zamehlo ngesikhathi emshaya. Uthe akaziboni ephindela kulesi sikole ngoba umfundi umphendule inhlekisa kwabanye abafundi. NgoLwesihlanu uthisha akayanga esikoleni. Umfundi usamisiwe esikoleni izinsuku ezinhlanu,” kusho uBhengu. |
“Uthisha ubengekho esikoleni ngesikhathi kuvulwa izikole ngoMsombuluko ngakho akazange abe nokuthintana nabafundi. Yize kunjalo, ubekhona esikoleni ngesonto eledlule kwaze kwaba wuLwesine okuthe ebusuku wahlaselwa ukugula,” kusho uHirchan. |
“Uthisha ubesifundisa ngisho ebusuku esilungiselela ukuthi sikwazi ukubhekana nephepha. Lokhu sikholwa wukuthi kusilekelele kakhulu,” kusho uLungile. |
Uthisha umisiwe emsebenzini, wavela enkantolo yeMantshi eMpangeni ngaleli cala. |
Uthisha ungowokuzalwa eMakgobistad Village ngaseMahikeng, ubewuthisha ofundisa iLife Science ne-English eMakoba Secondary ngaseRustenburg. |
UTHISHA ushaye umfundi ngezimpama waquleka eklasini, emuva kwalokho wazithethelela ngokuthi udlala ingcindezi njengoba kade kubhalwa izivivinyo zokuphela konyaka. |
Uthisha uthe kwavele kwahlwa emini uma efica uNokuphiwa elenga wavele wacabanga amaphoyisa. |
Uthisha uthe usola ukuthi amadoda anolwazi lokuthi emakilasini amabanga aphansi kulesi sikole kufundisa othisha besifazane futhi akulula ukuthi abanye othisha babone ukuthi kukhona okwenzekayo uma besemakilasini abo. |
“Uthisha utsheliwe ukuthi kumele azame ukuphusha umsebenzi olahlekile ngesikhathi kunezinkinga kodwa uphenyo lomnyango lusaqhubeka,” kusho uMlotshwa. |
Uthisha wabo, uMnuz Sbusiso Ngema, ofundisa iPhysical Science uthe bebengaphumuli kanti njalo ngonyaka bahlale bethola o-distinction namaBachelor. |
Uthisha wadlulisela udaba kuthishanhloko kwase kuvulwa icala lokudlwengulwa kwalo mfundi eShowe. |
Uthisha wakhe uNksz Reginah Khoza uthe uBobo ubenza isiqiniseko sokuthi uyaziwa. |
Uthisha wakwaQ eMlaza, ungcwatshwe ngoLwesihlanu umndeni uqashwe ngelokhozi ngabasebenzi boMnyango wezeMpilo. |
Uthisha wakwaStoks, eSibongile naye ogilekile, uthe ubefake imali abeyiboleke kumashonisa ngoba enethemba lokuthi izobuya isiphindiwe. |
Uthisha wama ngoba ecabanga ukuthi kukhona umfundi ayedinga ukusizwa ngakho kanti akabuzanga elangeni. |
Uthisha waseClairwood Secondary okuthiwa naye uhlolwe kwatholwa usenalo igciwane, uye kudokotela ngempelasonto wafike wahlolwa. |
Uthisha waseMandeni, ocele ukuthi ligodlwe igama lakhe, uthe wajoyina lisanda kuqala leli bhanoyi ngoMashi naye efakwe udadewabo. Uthe ubenethemba ngoba imali ibifakwa ebhange futhi uke wayithola kathathu isihamba nenzalo. |
UTHISHA waseMgungundlovu okutholakale ukuthi unecoronavirus, ufundise izingane ezingaphezku kuka-79 eDeccan Road Primary. Laba bafundi sebenxuswe ukuthi bagonqe ngemuva kokusondelana nalo thisha. |
UTHISHA wasesikoleni sasePretoria, iCentral Secondary eSoshanguve, uquleke maqede washona izolo. UMnyango wezeMfundo eGauteng ushaqekile ngokudlula emhlabeni kwalo thisha wesifazane obeneminyaka engu48. |
“Uthisha wayehlonishwa esikoleni. Manje angazi noma siyalakha noma siyalibhubhisa yini izwe. Kusanda kungcwatshwa uthisha egwazwe yingane yesikole,” kusho uNyazi. |
Uthisha wesikole iSizani Combined, eMhlali, kuthiwa uthatha le mali enguR50 (okhokhwa njalo ngenyanga) afake ngayo uphethroli wokuza esikoleni njengoba kusuke kungelona usuku lokusebenza. |
Uthisha wethu owayesifundisa ukubeka isitini waba nenkinga kwase kuthiwa sizongena kwi-plumbing thina ebesifundela ukubeka isitini. Kwaba wukungena kwami kuyo i-plumbing. Kulapho ngibone khona ukuthi lo msebenzi unezinto eziningi. Akukhona ukulungisa izitamkoko kuphela. Eminyakeni eyisithupha ngiwenza lo msebenzi angikaze ngingene estamkokweni, ngoba ukuphuphuma kwesitamkoko kwenzeka ngokuthi kube nephutha, kusho uNksz Cele. |
Uthisha wombango wesikhundla kuthiwa naye ufika ngezinsuku azithandayo kwezinye akabonwa. |
UTHISHIWE Ziqubu nesithandwa sakhe uMandisa Nduna |
“Uthishomkhulu angezi esikoleni ngoba akuphephile ukwenza kwakhe lokho. Akasemukelekile emagcekeni aseSivananda. Kumele axhumane nomnyango umtholele esinye isikole ngoba akasadingeki la,” kusho uMdali. |
Uthishomkhulu kulesi sikole uDkt Mavis Naidoo uncome ukusebenza kothisha nokuzimisela kwabafundi. |
Uthishomkhulu kuphoqeleke ukuthi izolo awushiye umhlangano ahambe ngenxa yezinsongo okuthiwa ubezithola kubazali. Omunye umzali ubuze umhloli ukuthi kungani umama ophekayo exoshiwe emsebenzini. |
Uthishomkhulu oneminyaka engu-35, ogama lakhe ligodliwe ukuvikela umgilwa njengoba besebenza naye, uvele enkantolo eRichmond ngoLwesithathu, ezofaka isicelo sebheyili. Umsolwa uboshwe ngeledlule, wavela okokuqala enkantolo ngoMsombuluko. |
“Uthishomkhulu ubengakafiki esikoleni ngakho ubani othe ayijike ihambe amakhilomitha awu-7 ngezinyawo iyolanda isifonyo ekhaya? Kumele kubekhona othwala icala esikoleni ngale nto. Ngifuna ukwazi ukuthi unogada noma uthisha ojikise ingane. Ngiyacabanga ingane ikhohlwe isifonyo ngoba ibisiwashile ngayizolo,” kusho ubaba wengane. |
“Uthishomkhulu ubize umhlangano emasontweni amabili edlule ukuze sithole isixazululo. Ngeshwa uDlamini bekukhona lapho ephuthuma khona ngakho wagcina eshiye umhlangano ungakaqali ngoba awuqalanga ngesikhathi, sangatholakala isixazululo,” kusho uNkephu. |
Uthishomkhulu uMnuz Nkosinathi Ngubane uthe okunzima ukuthi lezi zingane azisenabo oyise kodwa zikhuliswa omama kuphela. |
Uthishomkhulu uMnuz Roy Ntanzi, amalungu omphakathi, nesigungu esilawula isikole bebesakhungathekile kufika Isolezwe esikoleni. |
Uthishomkhulu, uMnuz Simphiwe Phakathi, ubuze ukuthi ngabe intatheli nayo iyayikholwa yini le nto eshiwo ngaye njengoba kuthiwa sekuphazamiseke ukufunda ngoba yena echela esikoleni. |
Uthishomkhulu uNkk Mamotsau Sithole, wasesikoleni eWiggins Secondary eCato Manor, eThekwini, uthe izobasiza i-App njengoba beyisikole esintulayo. |
Uthishomkhulu, uNksz Muntu Ntombela, uthe kuyamjabulisa ukuvuna izithelo ezinhle zokusebenza kanzima. |
“Uthishomkhulu ushaye izingane ngepayipi kanti kukhona oqopha i-video. Lokhu kususe umsindo njengoba uthishanhloko esesabise abafundi ngokuthi uzobafeyilisa. Nabanye othisha abahambisana naye bathi bazoduba ukubafundisa ukuze bafeyile abafundi. Abazali nabafundi sebeyesaba manje ukubika udaba lesi eMnyangweni wezeMfundo ngenxa yezinsongo,” kusho umthombo. |
“Uthishomkhulu uthe uzobona uma sibhala izivivinyo ukuthi lesi sifundo siyasifeyila na bese ethatha izinyathelo. Okubuhlungu ukuthi ukusifeyila kwethu kuzolimaza amamaki ethu onyaka bese siba nenkinga yokungaphasi ngendlela esifisa ngayo. Lokhu kungaholela ekutheni sigcine sesingakwazi ukuhlangabezana namaphuzu adingekayo uma sekumele samukelwe ezikhungweni zemfundo ephakeme,” kusho umfundi. |
Uthishomkhulu uzanyiwe ocingweni ukuze aziphendulele kodwa belungangeni nomyalezo athunyelelwe wona wangawuphendula. |
“ Uthishomkhulu wabona umsebenzi wezinye izikole wabuya efunzelekile. Wafunga wathi ngeke sehlulwe ngezinye izikole ngokucosha udoti, kuzomele sibambisane. Sasebenzisa imoto yakhe sihambe ngayo siyocosha udoti emizini ebenemicimbi ngezimpelasonto, othisha nabo benza okufanayo. Kwaba nomunye uthisha ongilekelelelayo.” |
Uthishomkhulu wakulesi sikole uMnuz G B Ngcongo ukuqinisekisile ukuxoshwa komfundi kodwa wanqaba ukudalula imininingwane. |
Uthishomkhulu wakulesi sikole uMnuz Thulani Khumalo uthe bayazibophezela nothisha bakulesi sikole ngokuqhubeka basebenze ngokuzikhandla ukuze banyuse izinga lokuphasa. UZikalala uyale abafundi ngobungozi bomjolo nezidakamizwa. |
“Uthishomkhulu wami, uNkk PT Mkhize, wayehlale, ekhathazeka uma engibona ngiqhuba izinqola kwaCheckers. |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.