input
stringlengths
1
130k
Uveze ukuthi uphinde abe ngumnikazi weLandile Shembe Equities ebolekisa ngemali ezinkampanini ezinkulu nakuhulumeni.
Uveze ukuthi uphinde amemezele imidlalo yebhola emsakazweni uma kudingeka.
Uveze ukuthi uPlummer wamemezela ukuthi usethatha umhlalaphansi, inkontileka yakhe ibivele izophela emuva kweNdebe yoMhlaba ebiseLiverpool, e-England.
Uveze ukuthi uqale ukusebenza le filimu ngo-2017, nakhethe ukuthi bayishuthele eGoli ezindaweni okukhona kuzo iYeoville, Hillbrow naseNewtown.
Uveze ukuthi uqale ukuthandana noNokuphiwa ngoNovemba nyakenye wathi bebengakaze bahilizisane.
Uveze ukuthi uqale ukuzibona ukuthi unekhono ngo-2013 ngemuva kokuklonyeliswa ngezindondo ezimbili, iBest Afro Pop neBest Collaboration kumaKilimanjaro Tanzania Music Awards (KTMA) ngeculo lakhe iMe and You.
Uveze ukuthi uRihanna wayefune ukucula naye ngenxa yokuthi wayetolike ingoma yalo mculi ethi: Shine Bright Like a Diamond, wayenza umaskandi.
Uveze ukuthi usafisa nokuxoxa nabesifazane abahlola izintombi zoMhlanga ukuthola ukuthi ngabe bazifundisa ukuthi zizigcinele umshado kuphela noma ukuthi kumele zifunde zikwazi ukuzimela.
“Uveze ukuthi usajabule kakhulu futhi ngeke alishiye iqembu. Uvumile ukuthi akhona amahlebezi akhulunywayo ngaye kodwa wathi usenenkontileka neSundowns yeminyaka emibili ngakho akazimisele ngokushiya. Uyichithile nemibiko emuyamanisa namanye amaqembu,” kusho uThuswa.
Uveze ukuthi usalele emuva ngesibalo esingu-5 000 sabafake izicelo zokuhlolelwa ukushayela, nezababhala ama-learner’s eziphazamiseke ngenxa yokubheduka kweCovid-19. Kunezimoto
Uveze ukuthi usamile emsebenzini, emuva kokuthola izibusiso zomqashi wakhe, ukuze agxile emculweni okwesikhashana.
Uveze ukuthi usana olwaduka nendodakazi yakhe ngolwentombazane.
Uveze ukuthi usancenga abaphathi bakhe ukuthi bamtholele abanye abadlali ngoba laba abakhona, ngeke bakumele ukudlala kweyeligi kuphinde kube yibona abaya kwiCAF Confederation Cup.
Uveze ukuthi uSaunders akanaso isipiliyoni sokuba yisikhulu esiphezulu ngoba uke waba yisikhulu senkampani encane yamabhanoyi i-Air Malta, akakaze aphathe inkampani enkulu njengeSAA.
Uveze ukuthi usayobangena ngawo lo mdanso e-USA.
Uveze ukuthi usazoba mningi kwithelevishini ngoba kunohlelo iThe Agent aseqalile ukuqopha nalo kodwa uthe, ngeke asho ukuthi luzodlala kwisiphi isiteshi.
Uveze ukuthi usebenzisana noNkk Debbie Briene we-source me ukuqinisekisa ukuthi abantu bathola amathuba okuqashwa.
Uveze ukuthi usebenzisana nophiko olweseka amabhizinisi kuMasipala weTheku neProject Preparation Trust (PPT) KZN okuyinhlangano esiza osomabhizinisi abancane ukuthi bakhule, badale nemisebenzi. Uthi iPPT imsiza ngokukhangisa ibhizinisi nokumenzela i-website.
Uveze ukuthi usebuyele ekuhleleni imicimbi futhi owokuqala uzowenza eKapa ngoMashi 2.
Uveze ukuthi usemthathele izinyathelo zomthetho ukuze ajeze ngokudicilela phansi isithunzi sakhe.
Uveze ukuthi usenesikhathi eside ebhuquza ekhaya, nokwamenza wafundela ukuba wunogada ngethemba lokuthi uzowuthola maduze umsebenzi.
Uveze ukuthi usenobudlelwano obuhle nabaphathi beLeopards esanda kukhuphukela kwi-Absa Premiership.
Uveze ukuthi usenokudideka okuningi ngobuchwepheshe okwenza acele azokwabo bamhlalise aze
Uveze ukuthi usephila ngaphansi kosizi ngoba uyena owondlayo ekhaya, akazi ukuthi uzokwenjani.
Uveze ukuthi uSeputla akuyena kuphela umlingisi omusha ozobonakala kwiThe River, kukhona nabanye ababili abazobonakala maduzane.
Uveze ukuthi useqalile imisebenzi ayibekelwe kuleli komiti njengoba isimemezelo sikandunankulu siphume ngoLwesibili.
Uveze ukuthi useyihlehlisele unyaka ozayo imicimbi yamahlaya abezoyenza ngenxa yokuba matasa. Ubezokwenza umcimbi iSeriously Celeste eThekwini ogcine ungenzekanga.
Uveze ukuthi useze wajwayela ukusebenza emsakazweni ngamaSonto kuphela njengoba esekwenze iminyaka eyishumi.
Uveze ukuthi usezokwazi ukuqhubekela phambili nempilo agxile ekululameni.
Uveze ukuthi usezophoqeleka ukuthi athole umuntu ozosala namadodakazi akhe ekhaya ngoba usebenza ebusuku isikhathi esiningi.
Uveze ukuthi uShangase akasiye umuntu oyisixhwanguxhwangu noma onochuku okwenza ukuthi badideke ukuthi wayeshayelwani.
Uveze ukuthi uShudufhadzo, kuzothi ngoDisemba walo nyaka ayomela leli emcimbini kaMiss World, ozoba sePuerto Rico.
Uveze ukuthi uSimon ungumuntu okhulumela phansi, uyabukeka futhi udumile kwezamabhizinisi.Uthe
Uveze ukuthi uSirino ubelimele, edonseke imisipha emathangeni. Lokhu kudale ukuthi angadlali amasonto amabili nohhafu.
Uveze ukuthi usizwa nanguMfundisi Bheki Nxumalo okunguye owabikela iphephandaba ngalolu daba. UNxumalo uthe usiza ngokuthi alande amanyufomu ukuze awa-ayine kwakhe bese ewahambisa kuDineo njengoba besahlala ehlathini.
Uveze ukuthi usoseshini wabo udale amathuba omsebenzi awu-220 futhi balindele ukuthi ande njengoba sebengena kuleli bhizinisi.
Uveze ukuthi uthando olukhonjiswe ngabantu kusizini yokuqala yilona olwenze baqala ukulungiselela eyesibili.
Uveze ukuthi uthole ucingo olumazisa ukuthi kufanele ayobona ungqongqoshe ngoDisemba 31.
Uveze ukuthi uthuke woma esethola ukuthi uDumi uthembise umshado uNksz Ziphozenkosi Mthembu, oyindodakazi kaMbhishobhi webandla iPower of God Assemblies eliseMgungundlovu. Kuthiwa uDumi uthembise uNksz Mthembu umshado phambi kwezinkumbi zamakholwa enkonzweni yePhasika ngenyanga edlule.
Uveze ukuthi utshelwe nangezinhlelo zokuboshwa koMvikeli woMphakathi * -Adv Busisiwe Mkhwebane nokuseshwa kwekomkhulu le-ANC, iLuthuli House.
Uveze ukuthi uVee kulo mdlalo ungusomabhizinisi osebenzisana nomndeni kaNgcolosi eMaluju.
Uveze ukuthi uwaqophe eZeits Mocca, eKapa, ngonyaka odlule, la kwakukhona abantu abambalwa ababeyizibukeli, okuyinto angayijwayele kodwa injabulo ababenayo bephuma kulo mcimbi yambuyisela ithemba wabona ukuthi izinto ngelinye ilanga ziyobuyela esimeni esijwayelekile.
Uveze ukuthi uWatson wamnika umsebenzi onayo yonke into ayeyidinga wase eshiya enkampanini ayeyisebenzela eyayincintisana neDyambu iMolope Foods.
Uveze ukuthi uwuphoxile umndeni kaLerato nowakhe, walibala ukusola abanye abantu ngamaphutha akhe.
Uveze ukuthi uxinwe umkhuhlane ngakho ngeke akwazi ukwanda ngenkulumo.
Uveze ukuthi uyabonga kakhulu kubaphathi bomsakazo iSiyathuthuka njengoba bekholelwe kakhulu kuye bamnika ithuba angeke alikhohlwe.
Uveze ukuthi uyaqhubeka nokuthola umholo wakhe ophelele njengoba ewutholile ngesonto eledlule.
Uveze ukuthi uyazifela ngoBoateng noMatts Hummels weBayern Muich elibanga nabo ijezi eqenjini lesizwe.
Uveze ukuthi uyazi ngalowo wesifazane owayekhulelwe ingane kaDumi, wathi wumkhuba wakhe vele uDumi ukuphoqa abesifazane abakhulelisile ukuthi bakhiphe izisu.
Uveze ukuthi uyazi ukuthi walubalekela lolu daba ngesikhathi ebuya kuleli, njengendlela yokuvikela umndeni wakhe. Njengezwe elibalwa nahamba phambili ngamacala okudlwengulwa kwabantu besifazane, u-Okmalumkoolkat uthe uyakuqonda ukuthi angazama ukwenza okuthile ngomculo wakhe ukuguqula indlela instha ecabanga ngayo ukuze kushintshe lokhu.
UVEZE ukuthi uyazi usezibangele isigcwagcwa osolwa ngokuphazamisa ukumenyezelwa kweSilo uMisuzulu kaZwelithini.
Uveze ukuthi uzalwe eMaputo, eMozambique ngezikhathi zomzabalazo, uke wathi xinti eZimbabwe nakwamanye amazwe.
Uveze ukuthi uze wabuza unina ukuthi ngabe kukhona yini okuhlukile ngekhanda lakhe.
Uveze ukuthi uzizwa ekhululekile ukuba nqunu phambi komfowabo ngoba uyamethemba, uyazi ukuthi uphephile ezandleni zakhe.
Uveze ukuthi uzobathathela izinyathelo zomthetho abasebenzi abathintekayo ekushisweni kwepulazi. Uthe abanikazi bamapulazi akhelene naleli bebefisa ukulekelela ekubhuleni umlilo kodwa bathola umbiko obuvela kwenye yezimenenja zakhe ayethembile obuthi bangazihluphi ngokulekelela.
Uveze ukuthi uzobe enandisa emcimbini kayise iFact Durban Rocks ezoba sePeople’s Park ngoJulayi 6. Uzobe eshiyelana inkundla no-AKA, Sjava, Kwesta, Lady Zamar, A-Reece, Okmalumkoolkat, Busiswa, Black Motion nabanye abaningi. Amathikithi atholakala eWebtickets ngemali eqala kuR250.
Uveze ukuthi uzohola ithimba elizohambela eVenezuela liyobheka okwenzekayo kuleliya lizwe futhi bayazwelana kakhulu nabantu bakhona.
Uveze ukuthi uzoqhubeka nokumeseka uZuma ngoba uyakholelwa ukuthi akanacala kodwa wakhelwa uzungu oluthile.
Uveze ukuthi uzosayina isivumelwano sokusebenzisana neNyuvesi yaKwaZulu-Natal ukuze abafundi bahambele esigodlweni sakhe ukuyofunda ngokwelapha ngokwendabuko.
Uveze ukuthi uzoya enxanxatheleni yezitolo eseduze naye ayothenga amanzi nezinye izidingo njengoba esazohlala ekhaya.
Uveze ukuthi uZuma wamtshela ukuthi uMaroga usaseyisikhulu esiphezulu kwa-Eskom yize ibhodi lalinganeme ngomsebenzi wakhe.
Uveze ukuthi uZuma wazama ukuvikela owayeyisikhulu sakwa-Eskom uMnuz Jacob Maroga owasula esikhundleni kodwa wafuna ukubuyiselwa kuso.
Uveze ukuthi wacela uMnuz Andries van Tonder owayephethe ezezimali eBosasa ukuthi aqophe lapho uWatson ayenza khona izigameko zomgwazo ngo-2017.
Uveze ukuthi wafaka isicelo selayisensi ngo-Ephreli 24 kwathi ngoJuni wafaka esePublic Drivers Permit (PDP) esikhungweni samalayisensi esiseVerulam.
Uveze ukuthi wafaka i-video yakhe ese-studio kolunye uhlelo lwakuMzansi Magic edansa phezu kombhede ngesikhathi ecula.
Uveze ukuthi wahlangana noMandla N ngemuva kokuthi emthumele umyalezo ezinkundleni zokuxhumana ebone ama-video akhe ecula.
Uveze ukuthi wake walala esitaladini kodwa wagcina ekwazile ukuhlangana noVuyo Mokoena.
Uveze ukuthi walala amasonto amabili esibhedlela ngo-2004 ephethwe ukhwantalala.
Uveze ukuthi waphinde waxhumana nogogo ogade indodana kaHHP, uLeano, ukuthi lo mculi uzohlonishwa.
Uveze ukuthi washayelwa owayeyisikhulu esasibambile e-Eskom, uMnuz Matshela Koko emyalela ukuthi awamukele amalahle aseTegeta yize ayengahambisani nemibandela yenkontileka.
Uveze ukuthi wasibona ngisho isithombe salo wesifazane, esasinanyathiselwe komunye umazisi owawunemininingwane yakhe.
Uveze ukuthi watshelwa ukuthi akazolanda usana lwayo emuva kwezinsuku ezintathu ebelethile.
Uveze ukuthi waya naye emzini wakhe oseThekwini lapho afike wamtshela ukuthi ufuna ukulala naye.
Uveze ukuthi waya ngisho erenki yamatekisi lapho abamtshela ukuthi abakaze bamfanise udadewabo.
Uveze ukuthi wayefika nezishaqana zemali uma ephuma kwabakwaGupta. Uthe abakwaGupta babexoxa nomyeni wakhe ngabantu okumele baqashwe nokumele baxoshwe emabhizinisini kahulumeni.
Uveze ukuthi wayengazi ukuthi bazofunwa yonke indawo kangangokuthi usedinga ukuhlela isikhathi sokubona umndeni nabangani.
Uveze ukuthi wayeqonde ukuqala ingqoxo noTrump ukuze akhulume nosopolitiki base-Afrika nosomabhizinisi bakhona ngezindaba ezithinta ipolitiki nokuthi abantu balelizwekazi abayifuni i-America.
Uveze ukuthi wayesezimisele ngokuhamba engasiphethe isikhwama kodwa umculi wamlandela wamfaka emotweni yakhe.
Uveze ukuthi wazama kwaze kwakabili ukuzibulala ngenxa yokhwantalala, wathi umzamo wakhe wokugcina wanikela lapho kuhlala khona ingoduso yakhe wazama ukuzilayitha ngophethroli besendlini eGreytown kodwa waphazamiseka.
Uveze ukuthi wazihambisela mathupha incwadi emahhovisi kamasipala emuva kosuku ethole incwadi. Umangele ngoLwesine olwedlule kufika abasebenzi bakamasipala bezobuza ukuthi kungani ikhonteyna ingakasuswa.
Uveze ukuthi wonke umuntu osemahhovisi abo uzosizakala, izicabha kungenzeka zivalwe kusasele imizuzu engu-30 kushaye * -7 ebusuku ngoba abasebenzi babo kufanele baqede wonke umsebenzi ngo-7.
Uveze ukuthi yena nethimba lakhe basebenza ngokuzikhandla ukugcina abadlali beqonda ukuthi umsebenzi uyaqhubeka.
Uveze ukuthi yena usebenzela inkampani yabameli ngakho * -Andile ngeke aphunyuke.
Uveze ukuthi yena uwubufakazi bokuthi abantu akufanele baphonse ithawula empilweni ngoba izinto zilunga uma sekufike isikhathi. Ukhulume nangokukhula kwakhe athe bekungekuhle kahle. Uthe uphuma emndenini opatanisayo wathi kwamgqugquzela kakhulu.
Uveze ukuthi yena uyiwele nentombazane eseyenda uNondumiso naye uthe ngaphambi kokuba adlule emhlabeni unina wabhadanywa emfunza indle.
Uveze ukuthi yena wayeswele ngisho imali yokukhokha ukuze kuphume iziqu zakhe, wasizwa yiwona umsebenzi wokuhlanza endlini.
Uveze ukuthi yendlalela i-albhamu abahlela ukuyikhipha kulo nyaka ukugubha ngayo iminyaka bendawonye.
Uveze ukuthi yingakho ungakaze uzwe kuthiwa senzeke ngoJulayi lapho izulu lingadumi.
Uveze ukuthi yingane yakhe yesibili lena, eyokuqala wayithola esasebenza emidlalweni yeshashalazi ehlukene.
Uveze ukuthi yize abantu bekwenza kodwa kumele bazi ukuthi kungaba nobungozi obukhulu ngesikhathi echazela iBusiness Insider South Africa.
Uveze ukuthi yize eneziqu azibale ngenhla kodwa usebenza ophikweni lwamanzi nenhlanzeko lapho kulungiswa khona amapayipi.
Uveze ukuthi yize esemnkantshubomvu kulo mkhakha wokulingisa kodwa akubanga lula ukulingisa indawo kaZiyanda.
Uveze ukuthi yize izibalo zokubhalisa zihamba kahle kodwa kusenzima ukubhekana nodlame, wukushiswa kwempahla, wukwesabisa nezinye izigameko zobugebengu ezenzeka ezikhungweni zenyuvesi kodwa kuyavela ukuthi yidlanzana labathile elikhombisa ubudlova nelifuna ukuphoqa iziphathimandla zenyuvesi ukuthi zenze elikhala ngakho kodwa zona iziphathimandla esezikubeke kwacaca ukuthi kulukhuni ukufezeka.
Uveze ukuthi yize kuseyi-Afro pop ayenzile kodwa i-EP, ihluke kakhulu emculweni ajwayele ukuwukhipha ngoba ubeyenze ngokukhethekile.
Uveze ukuthi yize ngokujwayelekile ezimeni ezifana nalezi, abakhalayo bebuyiselwa imali abathenge ngayo amathikihi kodwa kulokhu, kungabonakala okuhlukile ngenxa yokuthi nesikhangiso sesiphenduke amanga, sakhohlisa abalandeli balesi silomo."
Uveze ukuthi yize ukungaboni ngasolinye kosomatekisi kule ndawo bese kunesikhathi esingaphezu konyaka kodwa bekungakaze kube nokuchitheka kwegazi, lesi yisigameko sokuqala ukwenzeka. Uthe namuhla kuhlelwe umhlangano nomnyango ukuze kutholakale isisombululo kulolu daba.
Uveze ukuthi yize umfelokazi ebengayigqokile inzilo ngenxa yokuthi umufi wayeyiwele kodwa bebengazitsheli ukuthi usengagila umkhuba onjengalona, emzini nokwenza.
Uveze ukuthi yonke imali eyayitshalwa kwiBitcoin Wallet yayiya kubona wathi naye walahlekelwa yimali ayifaka khona.
Uveze ukuthi ziningi izinhlelo abanazo zokufukula abantu abasha, abale kuzo nolwemifundaze olwaqalwa yiMeya engasekho uMnuz Ricardo Mthembu.
Uveze ukuthi ziningi lezi zinhlelo ezisiza umphakathi, akulona lolu okutholakala imali kulona kuphela olukhona kodwa abantu balugqamisa ngoba bezwe ukuthi kunemali kulona.