input
stringlengths 1
130k
⌀ |
---|
Uthe yize ingqungquthela imahhala kodwa kubalulekile ukuyibhalisela kumaFuture Leaders SA ukuze izethameli zithunyelelwe olunye ulwazi, izipho, izinto zokuziqeqesha, okomncintiswano nokunye. |
Uthe yize iSeifsa iza no-6%, iNeasa iphakamisa u-4.28%. |
Uthe yize isidumbu sikaGabisile singatholakalanga kodwa umphakathi waKwaMashu, walila. Eqhuba uthe okuzovela kubabukeli ukuthi uGabisile uzozalwa kabusha, aphenduke ezindleleni zakhe zobumnyama futhi aphile impilo yobuchaka. |
Uthe yize isijeziso sinzima kubafundi ngoba basebancane, kodwa ngeke bakwazi ukuxegisa ngoba kubeka engcupheni ukubhalwa kwezivivinyo. |
Uthe yize isimo sikankosikazi kamufi sisebucayi kwesinye sezibhedlela angeniswe kuzo kodwa sekungcono ngoba useyakwazi ukukhuluma. |
Uthe yize isimo sisibi kodwa akakholwa wukuthi iNingizimu Afrika izofika esigabeni sokubhedelwa wumnotho esenzeka eZimbabwe |
Uthe yize isizini yabo ithathwa ngebe yinhle kodwa usemkhulu umsebenzi obahlalele. IStars yanqoba iCoca-Cola Cup ngo-1994. IStars yahlulwa iMamelodi Sundowns kowamanqamu weeRothmans Cup ngo-1999. |
Uthe yize izigebengu zinamalungelo, namaphoyisa angabantu nawo anamalungelo. |
Uthe yize izimboni ezihlukene zizothola ukusimama uma sezivunyelwa ukusebenza kodwa ucwaningo lwabo luveza ukuthi imboni yezokuvakasha izothi ukusimama uma sekuyophela unyaka. |
Uthe yize izwe libhekene nobunzima nendlala ngenxa yobhubhane iCorona kodwa amaqabane azophuma ngobuningi bawo ayokweseka uZuma uma esebuyela enkantolo ngenyanga ezayo. |
Uthe yize izwe selehliselwe esigabeni sokuqala futhi abantu begqugquzelwa ukuthi bavakashe kodwa lokhu kufanele bakwenze ngokulandela imithetho yeCovid-19. |
Uthe yize kube khona ukuphambana kwemimoya phakathi kwabo, umoya wobumbano nokuzwana, yiwo oholele ekutheni bathelelane amanzi. |
Uthe yize kubenzima ukuhamba kwakhe kodwa kuyaphoqa ukuthi baqhubeke nomsebenzi. U-Oskido ukusho lokhu njengoba esanda kukhipha i-EP yakhe enezingoma ezintathu iBack to my Future, wathi inhloso yakhe ukuvusa isigqi seKwaito, aziwa ngaso efika emculweni. |
Uthe yize kube wuhlobo lomdlalo abewulindele kodwa bekufanele abadlali bakhe bawasebenzise amathuba angoqekelele abawatholile. |
Uthe yize kuke kwaba nezikhalo ngomdlalo Uzalo kodwa sebekhethe ukuthi njalo baqhamuke kuwo ukuze bezobona ukuthi yini abasunguli bawo abeza nayo. |
Uthe yize kukhona ababagxekile ngalesi sinqumo kodwa bese bexoxile nezinhlaka ezifanele babavumelana ngokuthi kuzokwenzeka lokhu kahle nje uma kulandelwa imithetho yezokuphepha. |
Uthe yize kukhona abalingabazayo ikhono lakhe emculweni kodwa abaningi bayakholelwa kuyena. |
Uthe yize kukhona amaphilisi abantu besifazane abanikwa wona ayizakhamzimba ezidingekayo uma bekhulelwe anjenge-folic acid, calcium nokunye, kodwa kubalulekile ukuthi badle ngendlela efanele. |
Uthe yize kukhona isiqiwi esiseduze sase-Hluhluwe Mfolozi Park kodwa akukho ababikelwe khona ngamabhubesi alahlekile kuso. |
Uthe yize kukuningi osekwenziwe ukulwa nalesi sifo selokhu kwaba khona imishanguzo yokuthiba leli gciwane, kodwa kusenabantu abangaphezu kuka5 000 abahaqwa yileli gciwane minyaka yonke emhlabeni wonke. |
Uthe yize kuleli idumela lomdanso wakhe selithanda ukwehla kodwa emazweni aphesheya basazifela ngawo. |
Uthe yize kungacaci kahle kodwa sengathi uboshelwe ukuhlanganisa abantu ngesikhathi ethi uzoba nenkulumo ebhekiswe esizweni emasontweni amabili edlule. |
Uthe yize kungamhambelanga kahle kodwa ngonyaka ozayo uzobuya azozimisela. |
Uthe yize kungaziwa ukuthi umlilo uqale kanjani kepha bayakholelwa wukuthi amaphoyisa azophenya. |
Uthe yize kungaziwa ukuthi umuzi ushiswe yini kodwa yena uyazichitha izinsolo zokuthi umuzi ushiswe yizintambo zikagesi ebezinenkinga. Indlela obekusha ngayo ubona sengathi kukhona okuthelwe kuwo. |
Uthe yize kungumgomo ukulalisa isiguli esikhombisa izimpawu zokuphazamiseka egunjini labagulayo isikhathi esingamahora angu-72 kusuke kufanele kuqinisekiswe ukuphepha kweziguli nabasebenzi. Uthe akukhona okokuqala ukuthi kwenzeke isigameko esifana nalesi esikhungweni sezempilo eKZN - kuke kwenzeka esibhedlela sabaphazamisekile emqondweni eTown Hill eMgungundlovu eminyakeni emibili edlule, isiguli sabulawa ngesinye. |
Uthe yize kunjalo (bahlale bedlalela ukunqoba) kodwa ukuzithoba nokuhlonipha izimbangi zabo yinto yabo bonke eqenjini ngoba bayincela emndenini wakwaMotsepe, okuyizinjinga ezingabanikazi beqembu. |
Uthe yize kunjalo, bengumndeni bahlele ukuthi ngemuva komsebenzi wokubuyisa uMjik’jelwa ngonyaka ozayo bazokwenza omunye becela kuyena ukuthi amaqembu aqhubeke ngoba kumele izingane zakhe ziphile ngawo. |
Uthe yize kunjalo isimo sibuyele kwesijwayelekile. |
Uthe yize kunjalo kodwa angakweseka ukuvalwa kotshwala esifundazweni njengoba nakwezinye izifundazwe kuhlongozwa ukuthi buvalwe ngenxa yezigameko ezibikwayo selokhu bubuyisiwe esiGabeni sesiThathu sokusebenza kwezwe. |
Uthe yize kunjalo kodwa bayaxolisa kubazali nakubo abafundi abesebezimisele ngokujabula ngokubongwa wumasipala. |
Uthe yize kunjalo kodwa bazimisele ngokuxoxisana nabaqashi ukuze kutholakale isisombululo kulesi siteleka esingena osukwini lwesishiyagalolunye. |
Uthe yize kunjalo kodwa kulezi zinyanga ezine zokuqala zonyaka ukuthengwa kungaphezulu ngo-28.3% uma kuqhathaniswa nesikhathi esifanayo nyakenye. |
Uthe yize kunjalo kodwa nabo njengomnyango bazoxhumana nethimba labo lezomthetho bathole izeluleko baphinde balandele imigudu efanele. |
Uthe yize kunjalo kuningi okunye okusamele kwenziwe. |
Uthe yize kunjalo umakoti wakwakhe konke kusahamba kahle esikoleni futhi akukho okuzomphazamisayo. |
Uthe yize kuvuliwe ukuthi kube khona idlanzana emicimbini kodwa kabasizakali ngoba isibalo sincane kakhulu. |
Uthe yize kuzothatha isikhathi kodwa uSolinas kuzomele akwazi ukuhlanganisa iqembu elizojabulisa abalandeli ngokuthi kube khona elikunqobayo ngesizini ezayo. Ubona ukuthi ukufika kukaKhama Billiat kuzoba wukhiye ekuguquleni izinto kwiChiefs. |
Uthe yize kuzothatha isikhathi ukuqeda lo mkhuba kodwa bazimisele ukulwa nawo. |
Uthe yize kwakunesibikezelo sokuthi nakuba bebaningi abantu abazohaqwa yileli gciwane, kodwa bambalwa abazogcina bedinge ukuthi balaliswe ezibhedlela. Kodwa ngebhadi izibhedlela zakuleli zizohluleka ukumelana nomthamo wabantu njengoba izibalo ziqombola njengamanje. |
Uthe yize kwenzeke lesi sehlo bazoqhubeka nokusebenzisana nomndeni. |
Uthe yize le ngoma isiphumile kodwa ibingakatholakali ezitolo zomculo ku-internet kodwa ngeke liphele leli sonto ingatholakalanga. |
Uthe yize lesi simila singekho buhlungu kodwa siyaluma, uma enwaya kuvuza igazi. Udokotela useze wamnikeza umyalelo wokuba angashefi ngoba uma kwenzeka nje, wopha inyanga yonke kulesi simila. |
Uthe yize lokho kusiza ekutheni umuntu abalekele ukwenza amaphutha amaningi, umzwangedwa uyabulalana uma ungumbhali. |
Uthe yize lokhu kwenzeka kubantu nasezilwaneni kodwa kuyinto engavamile. |
Uthe yize lo mjaho umthwalise kanzima kodwa azikho izingqinamba abhekane nazo, ugijimile nje ngaphandle kwezinkinga. |
Uthe yize lo mkhakha wokubhala nokuqondisa amafilimu usathathwa ngabaningi njengowabantu besilisa kodwa ngokwakhe uyasibona sisikhulu isikhala sabantu besifazane. |
Uthe yize noma kubuhlungu ukuphela kweSibaya kodwa akumethusanga ngoba vele ujoyine esazi ukuthi sizophela. Uthe noma kade kuyisikhathi esincane kangakanani ubengeke aliyeke ithuba lokuvela emdlalweni omkhulu njengeSibaya. |
Uthe yize oneminyaka ewu-15 esemncane kodwa isigwebo seminyaka ewu-18 sizomenza afunde ukuhlonipha impilo yomuntu. |
Uthe yize sebephumile osonkontileka kodwa inkulisa isahleli ayisebenzi futhi nomphakathi awukanikezelwa yona. |
Uthe yize sekunoshintsho olukhulu olwenza ukuthi abantu besifazane bagcine besebenza, bondla imindeni, abesilisa abaningi basazibona kuyibona abafanele ukondla imindeni yabo. Lokhu kubenza bazizwe behlelwa yisithunzi uma amakhosikazi abo nophathina babo kuyibona abondla imindeni yabo. |
Uthe yize sekuqaliwe emsebenzini, abaningi bazobuyela kahle ngoLwesine ngoba bebesemaholidini kaKhisimusi. |
Uthe yize seziningi izinhlelo aziqophile kodwa olukaKhuzani nolukaKelly Khumalo yizona ezifike zamthinta kakhulu. |
Uthe yize silungele wonke umuntu lesi sitayela, abafanelwa kakhulu yiso yilabo abanobuso obugcwele futhi obusandilinga. |
Uthe yize singakaphumi isinqumo kodwa akukho akungabazayo ukuthi sisazovuna abaseThembezinhle. |
Uthe yize u-Agrizzi aveza ukuthi okuningi ayekusho kwakuyinzwabethi kubalulekile ukuthi u-Adv Jiba athole ithuba lokumphonsa imibuzo u-Agrizzi. |
Uthe yize ubunzima obubhekene neNingizimu Afrika bungeyona into entsha kodwa ukufika kweCovid-19 kwenze izinto zaba buthaka kakhulu kunakuqala. |
Uthe yize udaba lwenkinga yokukhulelwa kuyinkinga okumele yelashwe ngodokotela abaqondene nalo mkhakha kodwa iba nomthelela ezinkingeni zokuphazamiseka komqondo zona ezidinga udokotela wezengqondo. |
Uthe yize uDorothy azalelwa eZimbabwe kodwa ubehlala ethi, uyindodakazi ye-Afrika yonke. |
Uthe yize uhlelo lungakethulwa ngokusemthethweni kodwa ukuhambela kwabo eMlaza bekuhloswe ngakho ukuluhlola ukuthi uma selethuliwe yiziphi izinselelo abazobhekana nazo. |
Uthe yize ukusabalala kwemibiko ngeCovid19 kukhungethe umhlaba wonke, kukhathaza kakhulu uma kuthinteka osebenza emnyangweni wezempilo. |
Uthe yize ukusebenzisa i-antifreeze noma isummer coolant kungaba yimpendulo yokuthi injini ibe kahle kodwa kumele abantu bangasebenzisi noma yiyiphi abayibonayo. |
Uthe yize ukuwina iLotto kusho inkululeko yezomnotho emakhasimendeni kodwa izinyanga ezimbalwa ezizayo zizoba nezingqinamba ngenxa yesimo somnotho nokunyuka kwezidingo zansuku zonke. |
Uthe yize uLalela engaba nentshisekelo yokuyomela elakuleli emcimbini ozoba e-Israel ngoDisemba kodwa uma engagcina eyile, lokho kungamdonsela amanzi ngomsele. |
Uthe yize umculo kamaskandi abengawazi kodwa usijabulele isigqi nomyalezo wawo. |
Uthe yize umculo kuyinto akhula ngayo kodwa akaze azibone njengomculi okhokhelwayo. |
Uthe yize umfowabo kade ehlale engekho ekhaya ngenxa yomsebenzi kodwa uma efikile bekuba mnandi ngoba ubehlale eletha injabulo. |
Uthe yize umfowabo ubenamatekisi amathathu ahambela KwaNdengezi naKwaSanti kodwa ubengagxilile kulo msebenzi nokwenza angakholelwa ukuthi ukuhlaselwa kwakhe kuhlobene namatekisi. |
Uthe yize umndeni ungakasitholi isifo esigcine simthathile kodwa ugulile wangabe esakwazi ukuhamba, umndeni utholile ukuthi akuyona iCovid-19, okuyisona sifo esibhubhisayo kulezinsuku eMelika. |
Uthe yize umsebenzi usumningi eGoli kodwa akazukushiya eKZN ngoba kukhona amabhizinisi akhe. |
Uthe yize umvalelandlini ubathwalise kanzima ngokwenkece kodwa uyawubonga ngokuthi ukwazile ukuqedela i-albhamu osekunesikhathi ayiqala. |
Uthe yize uNatasha afaka isicelo sokufunda kulesi sikhungo ngo-2014 kodwa akabhaliswanga ngokusemthethweni. |
Uthe yize uNene ezicelele yena ukuhamba kodwa lokhu akusho ukuthi unecala elithile ngoba akukho okubi okuvelayo emihlanganweni aba nayo nabakwaGupta. |
Uthe yize uNkk Bungane nomyeni beshonile kodwa amaphoyisa azoqhubeka nophenyo. |
Uthe yize uvalo kuyiyonto ebahlalise kabi bonke kodwa uma nje kunokuzimisela phakathi, uvalo into egcina bengayinakile. |
Uthe yize wawuqala ngonyaka odlule kodwa abantu bakhombisa ukuwuthakasela futhi yikhona okubaphoqe ukuthi bawubuyise kulo nyaka. Ekhuluma neSolezwe uLindani uthe, lona umcimbi womndeni njengoba kuvuleleke kuwona wonke umuntu. |
Uthe yize yena egxile kakhulu kwiMaths, kodwa akuyona kuphela efundiswa kule khempu. Zikhona nezinye ezifundo ezifundiswa ngothisha abehlukene abayisishiyagalombili, okukhona kuzo iPhysics, iLife Science, Maths Lit ne-Accounting. |
Uthe yizindaba ezinhle lezi ngoba zisho ukuthi uhwebo luzohamba kahle eNingizimu Afrika. |
Uthe yizindiza ezihambela kuleli kuphela ezizovunyelwa ukusebenza ngaphansi kwezimo eziqinile zokulwa nokusabalala kwe-Covid-19. |
Uthe yizinto ezingabonwa ngamehlo ezibambe ukuthi izingcezu zenuzi zingawi zihlale zisemkhathini. |
Uthe yiziphi izikhungo ezaba nemibhikisho nokuthi yimuphi umonakalo owadaleka. |
Uthe yizivivinyo zesithathu lezi ezibhalwayo selokhu kwafika iCovid-19 kuleli. |
Uthe yokhetho nezinhlelo ze-EFF ngemuva kokuzuza izihlalo eziwu-44 ePhalamende isuka kwezingu-25. |
Uthe yomibili le midlalo ishuthwa eRuimsig, kodwa kuningi okuhlukile kuyona. |
Uthe yonke imali abazoyenza ngokudayiswa kwengoma, ephuma namhlanje, izoya emindenini yabathinteka ngo-2010. |
Uthe yonke imikhakha inomthelela ekwehleni komnotho ngaphandle kowezolimo nohulumeni. |
Uthe yonke imikhakha isavuliwe ukuthi abantu bafake izicelo zamagama abawaphakamisayo. |
Uthe yonke imikhakha okubalwa ezokwakha, ezolimo, izimoto nokwakhiwa kwazo kumele iqikelele umthelela wokushintshashintsha kwesimo sezulu. |
Uthe yonke indawo sebeyaziwa manje baze bavulelwe nezicabha. |
Uthe yonke ingane eneminyaka engaphezu kwemithathu kumele iye enkulisa ithole imfundo eseqophelweni eliphezulu. |
Uthe yonke intengo yehlisiwe ukuze kulekelwe abantu. |
Uthe yonke into yenzeka ngokushesha okukhulu. |
Uthe yonke le mizamo yokubanyundela ngeke ize iphumelele futhi ngeke ibaphazamise. |
Uthe zehla izigameko zokudutshulwa kwabantu ngemva kokufika kukaNgqongqoshe wamaPhoyisa uGeneral Bheki Cele noMkhuzi wamaPhoyisa eKZN uLieutenant Khombinkosi Jula kule ndawo futhi ayemaningi amaphoyisa ayeqaphile. |
Uthe zehlile izibalo zabahaqwa yileli gciwane kulesi sifundazwe. NgoMgqibelo izibalo bezikhomba ukuthi bangu-313. |
Uthe zehlile izigameko zokuhayiza kwabafundi njengamanje luyaphela usuku kusahayize ingane eyodwa noma ezimbili okanye kuthuleke usuku lonke. |
Uthe zevile ku-300 995 izicelo ezifakiwe esikhwameni esibhekele izitshudeni, iNational Student Financial Aid Scheme (NSFAS). |
Uthe zibalelwa ku-118 izigameko zokubanjwa kwezimoto ezithutha imali ezenzeke ngesikhathi esifanayo, okuyisibalo esehlile uma siqhathaniswa nesangonyaka odlule (184). |
Uthe zibalelwa ku-2000 ezinezindlu ezidinga ukuvuselelwa kabusha ngoba azikho esimeni. |
Uthe zihamba kahle izinhlelo zokufihlwa kukanina futhi babambisene kahle noMnyango wezoBudlelwano baMazwe okuyiwo obalekelela ngokulandela imigomo yokubuyiswa komzimba woshonele kwelinye izwe. |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.