input
stringlengths 1
130k
⌀ |
---|
Uthe yena akazani nokwakushiwo ngaye ngoba amawele akakuqinisekisanga kanjalo nama-Idols baziqhelanisa nalesi sigameko. |
Uthe yena akazazi izinkomo eziyisithupha kodwa wazi inkomo eyodwa, nayo angazi ukuthi uzoyikhokha kanjani njengoba engakasebenzi. |
Uthe yena akaziboni njengomuntu odumile ngoba impilo yakhe isafana futhi abantu akhula nabo bangakufakazela ukuthi akashintshile. |
Uthe yena akazi lutho uzihlalele kubo welusa izinkomo zikayise uCijimpi. |
Uthe yena akazisoli ngokuya kulo mcimbi ngoba abantu abaningi bathokozile ngesenzo sakhe. Uthe abalandeli bakhe bancome ubuqhawe ngesenzo sokuya eMabhida.” |
Uthe yena akazithatheli izinqumo kodwa umphakathi ogunyaze ukuthi kwakhiwe inxanxathela yezitolo kule ndawo futhi okuzoqhubeka. Uveze ukuthi abanenkinga nezikhalo abakhulume neminyango kahulumeni efanele. |
Uthe yena isiBhunu uyazi ukuthi siwulimi kulezi ezinye ezingu-11. |
Uthe yena kuyamsiza ukuzehlisa nokusebenza kanzima ngoba nabanye osaziwayo ababembukela phansi sebegcine sebemhlonipha ngokubona amagalelo akhe. |
Uthe yena nabafowabo bebezihlalele bephuza ngesikhathi betshelwa ukuthi kuyasha. |
Uthe yena nabangani bakhe bebehlala ebhishi baphuze ugologo kuze kuse ngaphandle kwenkinga. |
Uthe yena ngaleso sikhathi wayengesona isikhulu esiphezulu eTransnet kodwa “wayengumfana omncane nje” kwaTransnet Freight Rail. |
Uthe yena ngeke enza into esiyenziwe yiGcokama Elisha ngoba abalandeli balo bazothi usekopele kulo. Uthe baningi abaculi abasizwe wuNgizwe kodwa ebebengekho ngesikhathi ebhikishelwa enkantolo. “Kuningi nami ebengikwenza ngisaphila noNgizwe, ngimeseke ezintweni eziningi. UMbuzeni Mkhize umngani kaNgizwe omkhulu akekho oke wambuza ukuthi ubengekho ngani.” UKhuzani ubuye waveza ukuthi ngesikhathi eshonelwe wugogo wakhe akekho owake wabuza uNgizwe ukuthi akayi ngani ukuyobona kubo. |
Uthe yena ngokwakhe ubona ukuthi isizathu esingadala ukuthi icala lakhe lingasukunyelwa yingoba abantu abamlimaza bangamaphoyisa. |
Uthe yena ngokwakhe uthi le ntokazi esencane kumele ithathe isinqumo esiphusile, ingalandeli ekutshelwa ngabahleli bomcimbi kaMiss SA ngoba banezinhloso zabo. |
Uthe yena njengesikhulu esiphezulu ubesazohlangana noNtseki ukumazisa |
Uthe yena njengoba esekhiphile uselekelela amaciko angaphansi kwesitebele sakhe iNkabi Records nawo asebenza kanzima. |
Uthe yena njengomuntu ongayifihli impilo ayiphilayo uma kuziwa ngakwezothando, uyakuthokozela ukuthola uxhaso emndenini wakhe nakwabanye abantu kuleli ikakhulukakzi intsha. |
Uthe yena njengomzali uhlezi eyala futhi efundisa abanye ngokubaluleka kokuhlezi kusetshenziswa lona ukuzivikela nokukhombisa uthando ngokuvikela labo okusuke kuthandanwa nabo kokuningi. |
Uthe yena nohulumeni bayoze bayochithana, ufuna akhokhe isizumbulu semali ngoba uyiphazamise kakhulu impilo yakhe. |
Uthe yena noLilly into abafana ngayo wukuthi bobabili baphaphile. |
Uthe yena noMkhuzi wamaPhoyisa kuzwelonke, uGeneral Khehla Sitole, bazobuye bahambe namaphoyisa benza umsebenzi ngalesi sikhathi. |
Uthe yena nomndeni wakhe banqume ukuthi uma kudlula ukhetho luka-2019 akasezukwamukela ukukhethwa engqungqutheleni yeqembu okuhloswe ukuba ihlale ngemuva nje kokhetho kodwa useyodedela omunye umholi oyokhethwa amalungu. |
Uthe yena nomndeni wakhe bawudayisa umuzi osedolobheni baya emakhaya ngoba bengafuni ukuthi kube nento ezobabuyisela edolobheni. |
Uthe yena nonina baphatheke kabi kakhulu ngokubulawa komfowabo wathi umfowabo selokhu azalwa akakaze abe naso isibhamu. |
Uthe yena ubambe elikhulu iqhaza ekuthuthukiseni umnotho wakuleli nasekuvuleni amathuba emisebenzi njengoba eqashe abantu abangaphezu kuka-100. |
Uthe yena ubengakalivuli icala kodwa usazoya esiteshini samaphoyisa eyolivula usayolanda umbiko kadokotela ngokulimala kwendodana yakhe. |
Uthe yena ubengasebenzi ne-ANC njengomculi kodwa ubesebenza njengengane yabo ekhulele kuyo. |
Uthe yena ubeqashwe nguSfiso Ncwane kanti uzoshona lungakafiki usuku lomcimbi. |
Uthe yena ubeqoqa abafana ebadlalisa ibhola ngoba efuna ukuthi babe nekusasa eliqhakazile. |
Uthe yena ubesukela eMsinga esebuya okwesibili ngemuva kokuba imali ayifaka edayise izimbuzi ikhule ngendlela eyisimanga. |
Uthe yena uke wabhekana nezinselelo engenwa ubungoma, ukuphasa kwakhe kwaphazamiseka kodwa wabuye wakwazi ukwenza kahle ngenxa yalo lolu xhaso lomfundaze. |
Uthe yena ukhulele emphakathini ohlwempu waKwaSankoni, eNdwendwe, nokuyilapho efunde khona ukuthi umuntu ngumuntu ngabantu. |
Uthe yena, uMampintsha noDanger abukho ubutha phakathi kwabo. |
Uthe yena unendoda yakhe futhi akekho umuntu amhalelayo kulaba abamsola ngalokhu. “Banikezwa isaziso ngomhla ka-5 ngokuphela komsebenzi. Nginendoda nabantwana abawu-5 nabazukulu. Ngizwile ngoLwesithathu ukuthi uMshushisi uhamba engihlambalaza,” kusho uNksz Mbotho ophazanyiswe umnikazi wenkampani esaqhubeka nokuchaza. |
Uthe yena ungumculi okuyinto osekunesikhathi eside eziphilisa ngayo. |
Uthe yena ungumculi owaziwayo ngokuthanda ukudidiyela |
Uthe yena ungumengameli woquqaba, umengameli wabantu abangenalo izwi, abantu abampofu, abangenawo umnotho. |
Uthe yena ungumholi wokuzalwa wathi udinga izinyanga eziyisithupha kuphela ukuze ashintshe impilo yabantu baseNingizimu Afrika. “Umsebenzi wami uyaziwa, nibonile ngingena-matric ngiphatha ngempumelelo iSABC ngafukula nabantu abamnyama abebebukelwa phansi ngabenza osomabhinisi, omama abebesebenza kwaSABC behlanza amabhilidi nonogada babengikhalela bethi bahola amakinati ngabatshela ukuthi abasungule inkampani yabo ngabanika ithenda ngakhipha izinkampani zongxiwankulu. Yisona sono sami leso sokufukula abantu abamnyama ingakho ngakhishwa kwaSABC.” |
Uthe yena ungumuntu oziqhenya kakhulu ngebala nezinwele zakhe okuyinto ayibonile ngesikhathi ebona okokuqala lo nodoli. |
Uthe yena ungunogada futhi ubehlele ukulandela unina enkonzweni yangeSonto uma esethole isikhathi emsebenzini. |
Uthe yena uqobo, usebone inqwaba yabefundisi bemijiva emibalabala nabelaphi bendabuko beshona bevumbuluka kuleli bhishi engabaqondi ukuthi benzani. |
Uthe yena uqokwe ngenxa yamagalelo akhe ekufukuleni ezobuciko eNingizimu Afrika. “Amaciko nababambe iqhaza emculweni njengami bazothola ithuba lokuvezela umhlaba ukuthi senzani ukuthuthukisa umkhakha wezobuciko eNingizimu Afrika.” |
Uthe yena usafunda ebholeni wathi ufikelwe wumunyu ngesikhathi ebuya njengomqeqeshi ezobhekana neqembu ayelidlalela. |
Uthe yena usanake indaba ye-albhamu yakhe nayo ephume ngoLwesihlanu esihloko esithi Amashiqe. |
Uthe yena usebenza engabheke nzuzo ngokulekelela lapho ebona kunesikhala khona. |
Uthe yena usindisiwe ukhonza ebandleni, iGrace Bible Church, eGoli. |
Uthe yena uwumkhiqizo wamagatsha e-ANC akawona umkokotelo. |
Uthe yena uyalihlelela ikusasa. Enye indlela yokulihlelela wukuthi abe nelebuli yezimpahla zokugqoka iSkhanda World. NgoLwesihlanu oluzayo kuzoqala kudayise izimpahla zasebusika esitolo iStudio88. |
Uthe yena uyaziwa njengendoda engadlile ngokukhuluma kodwa egxile ezenzweni. |
Uthe yena uzibekile izinduku phansi. Kodwa ikhehla laqhubeka nokumshaya. |
Uthe yena uzobe eyiyisa ngqo kubantu eWorkshop, eThekwini, ngoMgqibelo ngezikhathi zasekuseni bese izinduna zeZihonga (okungabalandeli bakaMjik’jelwa) okungoZoma Cele noGrade R Bhengu bayilethe kwaMai Mai eGoli ngalo lolu suku. |
Uthe yena uzogxila empilweni nasekuphepheni kwabesifazane nezingane. Uthe okungamenelisa kulo mqhudelwano wukubona impilo yabantu iguquka. |
Uthe yena wabaleka wacasha endlini. Waphuma sebedubulekile ababili. U-Advocate Paver uthe yize umufi engeke esakwazi ukufakaza ngoba wabulawa (ukubulawa kwakhe akuyona ingxenye yamacala abekwe abasolwa kuleli cala), kuzobaluleka ukuba ubufakazi bakhe bamukelwe njengoba kukhona nabanye ofakazi phambilini abakhuluma ngaye umufi ukuthi wayekhona kwindawo yesigameko ngelanga lesehlo. |
Uthe yena wakhethwa ngabantu baseMnambithi kungabe uyaphaphalaza uma engavele asule esikhundleni. |
Uthe yena waqala ukuzibandakanya nomculo kusukela ngo2011. |
Uthe yena wayalela izikhulu ezintathu zomnyango wakhe ukuba zithole imvume ejajini kuqala ngendaba yabakwaGupta. |
Uthe yena wayekade ehleli nabazali bakhe ngoMgqibelo emini ngaphambi kokuthi ahambele umcimbi owawuseNkolokotho ngo-2 emini. |
Uthe yena wayevele afonelwe esebizwa kule mihlangano eyayihlezi yenziwa kuhlelwa ukuhlaselwa kwabantu, nokuthengwa kwezibhamu. |
Uthe yena wazi ukuthi i-hip hop ngeyokudlulisa umyalezo othize futhi inamandla okuguqula indlela abantu abenza ngayo izinto. |
Uthe yena wenze ucwaningo lwakhe ezikoleni ezimbili zaseMlaza. |
Uthe yena wethulwa emndenini wakwaGupta ngesikhathi sikaMnuz Thabo Mbeki. |
Uthe yendlalela i-albhamu yakhe entsha ezophuma ngoDisemba 1 enezingoma athe zizoshisa izikhotha okubalwa kuzo ethi Umhlaba Kafish. |
Uthe yibona abantu bokuqala abafika eMbumbulu ngo-1818. |
Uthe yilapho aqala khona ukuphuza utshwala. Ubudlelwano phakathi kwakhe neKaizer Chiefs obabuqale ngo-1999 baphela ngo-2004. |
Uthe yilapho aqala khona ukuzamukela. NgoSepthemba ka-1989 ngathathwa yisonto, ngakhuliswa umama umfundisi ongasekho, uGladys Msweli. Ngafunda ezikoleni njengezinye izingane, kuyimi ngedwa omfishane. Ngangihlakaniphile, kwathi uma ngithola isikole eKapa, sengiqede u-matric, umama waba nokusaba ukuthi ngizoba kude kakhulu. Wayecabanga ukuthi ngeke ngikhone." |
Uthe yilapho athatha isinqumo sokuthutha ehostela. |
Uthe yilapho avela khona ngoba wathola inkontileka yokuqopha neSpirit Music nokuthe ngo-2012 wenza i-albhamu yokuqala i-I trust In You. Ube esengena eqenjini iSpirit of Praise. |
Uthe yilapho befike bazithela phezu kwesidumbu sakhe siboshwe izandla nezinyawo. |
Uthe yilapho bengenelele khona bacela yonke iminyango kahulumeni okuhlanganisa namaphoyisa nosomabhizinisi bendawo ukuze bakwazi ukumngcwaba. |
Uthe yilapho enqume khona ukuqopha umculo lapho edumisa khona uNkulunkulu. Ngonyaka ozayo uthe uzokhipha i-albhamu ephelele. |
Uthe yilapho-ke uMfene avuma khona ukuthi uyawugila umkhuba ebafaneni. |
Uthe yilezi zinkulumo ezenza ukuthi abanye abantu abanokhwantalala bazibulale. |
Uthe yilokhu okwenza ukuthi kubaleleke kakhulu ukuthi amandla kagesi ahlale ekhona ngoba lokhu kuzosho ukufa nokuphila kubantu abasizwa yimishini ukuze baphefumule ezibhedlela. |
Uthe yilona hlelo olulandelwayo nakumakhansela agadwayo. |
Uthe yima abantu bezobona khona amandla ale ntokazi nokuthi yini ezoyenza idonse amehlo abalandeli bomdlalo. |
Uthe yindaba edume isigodi sonke, kuphuzwa ngayo itiye iyabatshazwa nje bonke abantu bazibuza ukuthi lixakwe yini leli bhungu. |
Uthe yingakho akwazi nokuzakhela umuzi abebehlala kuwona nomyeni wakhe. Uthe akagcinanga lapho nempahla yonke esendlini yizithukuthuku zikadadewabo. |
Uthe yingakho babuye baba nombuthano walolu hlelo ePitoli ngenyanga edlule othathe izinsuku ezimbili. |
Uthe yingakho benqume ukumisa ukudayiswa kotshwala. |
Uthe yingakho benqume ukuthi ngoLwesithathu babe nomhlangano ophuthumayo wezinhlaka zikahulumeni zomthetho nezomphakathi ukuze kubhungwe ngalolu daba. |
Uthe yingakho benyuse izinga ngoba bafuna umcimbi udlondlobale. |
Uthe yingakho bethi uxhaso ngeke aphucwe lowo noma kungathiwa ushintsha isikhungo. |
Uthe yingakho bewumphakathi bethathe isinqumo sokuthi kusukela ngeSonto bahambe bebheka emihosheni nasemfuleni ngoba amaphoyisa ehlulekile. |
Uthe yingakho ebengasawukhiphi umculo omusha njengoba agcina ngo-2016 nge-albhamu ethi Street Government. |
Uthe yingakho ethuke woma nasozwaneni uma ethola ukuthi intombi yakhe ithandana noyise. |
Uthe yingakho ezopha izitshudeni ezinhlanu imifundaze yokufunda noma yini zize ziphothule izifundo zazo. |
Uthe yingakho kubalulekile ukuthi amalungu omphakathi asebenzisane nabomthetho ukuveza labo abathintekayo ezigamekweni ezinjena zobugebengu ukuze basuswe emphakathini. |
Uthe yingakho kunxuswa umphakathi ukuthi uvikele izikole odlameni noma ebugebengwini obungazichaphazela. |
Uthe yingakho kwavunyelwana ngokuthi kube khona izigwebo ezingamniki umuntu ushwele, ngaleyondlela ngeke savalwa. |
Uthe yingakho kwezinye izikole engakhishwanga amaripoti abafundi ngoba kuyashoda. |
Uthe yingakho ngengqungquthela yango1949 yathatha isinqumo sokuphakamisa uhlelo lomnyakazo enhlanganweni enkulu futhi ne-ANC yavumelana nayo. |
Uthe yingakho simhlulile isikhathi abenekizwe sona ukuba aqede ngaso ukubhala incwadi. |
Uthe yingakho sisincane isibalo sabantu abaphumile bayovota ngoba kade babethenjiswa izinto zingenzeki. |
Uthe yingakho uSavita engafakanga muntu wakwaSABC ohlelweni lomngcwabo futhi wavimba nezingqwembe ezikhangisa ngawo enkonzweni yomngcwabo kaMbuli. Ubuye wadalula nokuthi nowayengumfundi wezindaba zesiXhosa uNoxolo Grootboom, wayekiswa umsebenzi ngo-2013 kungafanele ngenxa yeminyaka yobudala kodwa bebelokhu bembiza. |
Uthe yingakho zonke izinkampani eziqashe abasebenzi kumele zenze isiqiniseko sokuthi ziyahambisana nemibandela ebekiwe yokuzivikela kwiCovid-19, nengokuwasha izandla, ukusebenzisa izifonyo, ukusebenzisa izifutho ezibulala amagciwane, nokwenza isiqiniseko sokuthi izindawo okusetshenzwa kuzo, ziphephile kuleli gciwane. |
Uthe yingoLwesine lapho bethola khona ukuqopha ama video eMisa abawasabalalisa ku Youtube, Facebook nakwezinye izinkundla zokuxhumana ukuze abazalwane bakwazi ukuwabuka, abanye babo abangakwazanga ukuthamela ezinye izinkonzo zeMisa bagcine sebelapheka nasemiphefumulweni yabo. |
Uthe yingoma yakhe yokuqala ezoba kwi-albhamu azoyikhipha ngaphansi kwe-El World Music kaSun-El Musician aqopha kuyo. |
Uthe yiningi imali eyenzile ngohlelo lwabo kuShowmax kangangoba unenqwaba yama-million angakawalandi kwaSamro ngoba akakayidingi. Uthe okumenza ahlale esebenza noMampintsha ukuthi abanye abakaliqondi igqom’, kodwa lithandwa nguMampintsha kuphela. Uphawule okokuqala ngokuncipha kwakhe, uthe akuzona izidakamizwa kodwa i-stress. |
Uthe yinkampani eyodwa esebenzisana neBosasa ebizwa ngeSondolo IT ezoqhubeka nokuqapha ezinkantolo zaseNingizimu Afrika. |
Uthe yiNorth West eqashe bonke othisha bakwaGrade R, kwezinye izifundazwe bakhokhelwa kusuka kuR5 000 kuya kuR10 800 ngenyanga. |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.