input
stringlengths 1
130k
⌀ |
---|
Uthe wayenikezwe ingxenye yendlu yena wayithatha yonke wathi phela unomndeni yena |
Uthe wayenza lokho nje kodwa engazi ukuthi yimuphi umsebenzi abawenzayo. |
Uthe wayenze izingoma ezingu-25 kodwa wagcina ekhethe ezingu-15 azifake kwi-albhamu, ishaya ngesigqi sekwaito, i-house negumba kwaito “okuwumculo engiwuthathe ejele kodwa ngawenza wakwazi ukulaleleka noma yikuphi. |
Uthe wayephuma kokha amanzi ngesikhathi ebona imoto iqonda egcekeni lakhe ize iyobhajwa phezu kwendlu. |
Uthe wayeqala eyozigayela yena izikibha namakepisi, abantu bagcina bewathanda. |
Uthe wayesanikeza abanye abaculi ithuba ukuze bezwe ukuthi kunjani ukunqoba. |
Uthe wayesaqashwa ngoR150 000 njengoba manje esebhukhwa ngoR60 000. "Ngangicula emicimbini engu-8 ngesonto." Uthe wayeyenza imali ebalelwa kuR1 million ngesonto ngalezo zinsuku. Uthe yena ukhule kanzima kubo ngoba bebephila ngeminikelo yabazalwane eyayibuye ingabi khona. |
Uthe wayesebenzisa irekhoda ukuze aqophe izinkulumo zothisha ababemfundisa ukuze akwazi ukufunda. |
Uthe wayesebenzisana kakhulu nesikhulu esiphezulu saseBosasa, uMnuz Gavin Watson, ngesikhathi efika kule nkampani ngo-1999 isabizwa ngeDyambu Holdings. |
Uthe wayesehhovisi noChabane ngoJanuwari 2011 ngesikhathi omunye womabhalane bakaZuma eshaya ucingo ethi bafuna ukukhuluma nomphathi wakhe. |
Uthe wayesekhona nowayesolwa ngalokhu kudlwengula, owaboshwa ngalo lelo langa okwavulwa ngalo icala. |
Uthe wayesesaba watshela umzala wakhe ukuthi abaliyeke itulo kodwa yena wathi ababulali bazobabulala bobabili uma beliyeka. |
Uthe wayeseshayile u-10 ebusuku ngesikhathi efika endaweni yesigameko, sekukhona namaphoyisa nabanye onogada. UMpungose uthe watshelwa ukuthi unogada osolwayo wayegade umshayeli wesitimela. Kuthiwa kwaba nengxabano esitimeleni, umshayeli wamisa isitimela eDuffs Road. |
Uthe wayethukile efika kulo mdlalo njengoba wawunabalingisi abamnkantshubomvu kodwa bamsiza kakhulu lapho ayefuna ukuthuthuka khona. |
Uthe wayetsheliwe kusasele izinyanga ezimbili ngaphambi kokuthi aqokelwe esikhundleni ukuthi kukhona abafuna ukumcekela phansi. |
Uthe wayevele efuna ukusebenza ne-Ambitiouz kodwa isikhathi singakavumi. |
Uthe wayewuchazelile umphakathi kodwa uzophinde abe nomunye umhlangano ngesonto elizayo. |
Uthe wayexakwa nawukuthi umuntu omazisa izindaba ezifana nalezi, akalona ngisho nelungu lenhlangano yakhe i-ANC. |
Uthe wayezimisele ngokufunda kodwa ngenxa yokungabi nemali wagcina esengena ebhizinisini. |
Uthe wayezitshela ukuthi ngeke asinde ngenxa yokuthi usekhulile futhi unesifo senhliziyo kodwa uNkulunkulu wamandisela izinsuku zakhe, waphuma ephila esibhedlela. |
Uthe wayezitshela ukuthi umsebenzi unzima kodwa ekuhambeni kwesikhathi wabona ukuthi kukhona nokugxambukela kwezepolitiki, nengcindezi evela ezikhulwini zebhodi. |
Uthe wayibhala ngoba efuna ukugqugquzela abantu ukuthi uma ubhekene nobunzima empilweni, usuke ungewedwa kodwa baningi nabanye abadlula esimeni esifanayo. |
Uthe wayibuyisa ingxenye yayo kwabe sekusayinwa isivumelwano sokuthi esele uzoyikhokha kanjani. |
Uthe wayilandela imigudu yokusebenza futhi nomphakathi ungenankinga. Uveze ukuthi inkinga bekuwukuthi umgwaqo obhalwe ngayo awukakaveli ohlwini lukamasipala, obekubambezela nokuthi athole incwadi ephelele yokusebenza. |
Uthe wayilelwa inkululeko futhi wayengumholi oqotho. |
Uthe wayiqala emuva kokubona izinkinga ezibhekene nentsha emakhaya. Uthe yize kuyisekhaya KwaZulu-Natal kodwa le nhlangano ibhekela intsha kuzwelonke. |
Uthe wazama ukuchaza ukuthi akanaso ngisho isihlilingi, kwavele kwaba sengathi ubabanga ulaka bamshaya kakhulu kunakuqala baze bamvala ngocwazi ebusweni, sasho isimbambamba. Lesi sibhaxu uthi sasihambisana nenhlamba. |
Uthe wazenzela ucwaningo wathola ukuthi kunenye indlela yokwelapha isikhumba ngodokotela abasemkhakheni we-Aesthetic. Echaza ngomsebenzi wakhe, uDkt Mhlongo, uthe waqala ngokusebenza njengodokotela owelapha njengabo bonke KwaDukuza eminyakeni emibili edlule. Ubesevele eqalile ukufundela i-Aesthetic ngesikhathi eqala ukuvula indawo yakhe KwaDukuza. Namanje usaqhubeka nomsebenzi wokuba yiGeneral Practitioner KwaDukuza. Uthe alukho uhlobo lwezinkinga zesikhumba ezingalapheki, inkinga ukuthi abantu abafundisekile. Uthe ukwazi nokwelapha izibazi uma umuntu alimala. |
Uthe wazilandela lezo zeluleko wagxila emculweni. |
Uthe waziswa ngonyaka odlule ukuthi uzokwethweswa lezi ziqu futhi abangani bakhe baqala lapho ukumbiza ngodokotela, okuyinto aseyijwayele yize kumthathe isikhathi ngoba ubengakholwa. |
Uthe wazithela phezu kwabantu ababeshaya umfana owayesolwa ngokweba. |
“Uthe wazitshela ukuthi yinkosikazi kababa wakhe wavele wangena embhedeni, kwathi phakathi nobusuku wezwa eklinywa ngumuntu ayelele naye embhedeni wabe esemdlwengula. Uthe wayengakwazi ukunyakaza nokuphefumula ngendlela ayecindezeleke ngayo entanyeni,” kusho unina omncane womgilwa. |
Uthe wazi uDlolongwana engumhwebi weForex, nokuthi uDlodlongwana uvamile ukuza kule ndawo. |
Uthe waziwa njengomuntu wamahlaya kodwa manje leso sikhathi siphelile. |
Uthe wehlukile kancane kunalowo ababewuhlela noSbahle ngonyaka odlule ngoba kuwo ukhuthaza nabafuna ukungena ebhizinisini lokuzivocavoca. Umcimbi, abewenze ngokuhlanganyela neMabenya Sports Consultans neVuma FM, uthe uzowuphinda ngoSepthemba. Uhlose ukuwufaka nasemalokishini. |
Uthe wehluleka ukubhekana nazo wakhetha ukuwadayisa amatekisi ngo-2013, wabuyela emsebenzini wakhe wokuba uthisha ngo-2014. |
Uthe weluleke uNkk Gumede ukuthi kungakuhle balandele indlela yokusebenza komthetho, ngakho akayobika udaba lwakhe enkantolo ePinetown. |
Uthe weneme ngakho konke ngaphandle kwalokhu kugula okuhlasele abafana bakhe. Kulo mdlalo neMaritzburg lokhu uLarsen akhala ngakho kwenzeke izikhathi eziningi ikakhulukazi esiwombeni sesibili sekungene uNkanyiso Cele noSiphelele Magubane. |
Uthe weneme ngendlela abantu abayamukele ngayo futhi kungekudala uzoyiqophela i-video. |
Uthe weneme ngendlela iKZN ezibambe ngayo izibalo zangabheduka kakhulu njengakwezinye izifundazwe okuyiGauteng, Western ne-Eastern Cape. |
Uthe wengezelwe abaqaphi ezinyangeni ezimbalwa ezedlule ngoba ubesehamba ejeqeza ngenxa yezimo angathandanga ukuzidalula . |
Uthe wenqabile ukuvula icala ePhoenix kodwa wacela ukuyolivula ngakubo KwaMashu. Uthe bathathwe bayiswa esibhedlela sasePhoenix iMahatma Gandhi kodwa yena wacela ukuyiswa esiteshini saKwaMashu. |
Uthe wesabela ukuthi abacwiya iloli bangase babalimaze ngoba bebona ukuthi bangahle babe yisiphazamiso ekutheni baqhubeke nomsebenzi wabo. |
Uthe wesekwa kakhulu ngamalungu eqenjini ikakhulukazi abaholi besifundazwe nabaseThekwini. |
Uthe wesule ngaphandle kokulawulwa yimizwa futhi akangabazi ngesinqumo asithathile ngemuva kodweshu olwenzeke eMoses Mabhida Stadium ngoMgqibelo ebusuku. |
Uthe wethemba ukubona umdlalo ongcono uma sebedudulana ne-Orlando Pirates e-Orlando Stadium ngoFebhuwari 23. |
Uthe wethemba ukuthi bazoligcina irekhodi labo eMabhida abaphakisa kuyo iMTN 8 behlula iPirates ngo-2014. |
Uthe wethemba ukuthi elandelayo izobanjwa ungakadluli uJuni ukuze imfuyo ingaze iklwebheke ngenxa yamakhaza. |
Uthe wethemba ukuthi ikhona incwadi ebhalwe nguNdlunkulu oguqile ngoba uma ingekho kobe kusho ukuthi kungenzeka ukuthi ozongena kungabe kusaba ngowaKwaKhangelamankengane. |
Uthe wethemba ukuthi i-United izokwazi ukuphuma ogibeni ekulona. |
Uthe wethemba ukuthi ngelinye ilanga amanye amathuba ayomvulekela. |
Uthe wethemba ukuthi unompempe nethimba lakhe bazowubuyekeza umdlalo bafunde emaphutheni abawenzile. Umqeqeshi weChiefs, uSolinas ebuzwa ngokwenzekile uthe akathandi ukuphawula ngezinqumo zikanompempe “ngoba kuyenzeka zikuvune noma zingakuvuni”. |
Uthe wethemba ukuthi uzokwazi ukudlala kwiCosafa okuzomsiza ekutheni athole indawo eqenjini lomqeqeshi weBafana, uStuart Baxter, elizoya e-Egypt. |
Uthe wethuka ngoLwesibili esethola umbiko wokuthi umuzi kamfowabo uyasha, nabantu abebephakathi bashile. |
Uthe wezwa amazwi okungathi awamakhehla azibiza ngabantu bakubo abangasekho ekhuluma kule ndlu. |
Uthe wezwa ngefilimu iTsotsi wangangabaza ukuyozama inhlanhla kuyo, ngenhlanhla bafike bamthatha. |
Uthe wezwa ngenhlolokhono yoZalo wanquma ukuyozama inhlanhla, wafike waphumelela. Uthe zikhona izinto abafana ngazo noMondli. |
Uthe womabili amaphoyisa abulewe - elendoda (58) nelesifazane (37) - abesebenza esiteshini samaphoyisa kamasipala esiseVerulam. |
Uthe womabili lawa malungu asemakhazeni, futhi basadidekile ukuthi azongcwatshwa kanjani njengoba umndeni kunzima ukuthi uhlangane uhlele ngenxa yalesi simo. Uveze ukuthi akukho muntu abamsolayo ukuthi wuye owenze lesi sigameko njengoba uMngwengwe ubewumuntu onenhlinziyo enhle, ekhonzwe ngabantu abaningi endaweni futhi ezigqaja ngezinto zesintu. Uthe udadewabo kamufi naye obulewe, ubengahlali lapho kuhlala khona uMngwengwe kodwa ubefike njengelungu lomndeni ngemva kokuzwakala kwezindaba zokubulawa komfowabo kanti naye usezodutshulwa ngendlela efanayo ngemva kwezinsuku ezimbili kubulawe umufi. |
Uthe wonke amakhansela eqembu azosayina isibophezelo sokuyiphatha ngendlela efanele imali yomphakathi. Leli qembu limelwe ngabantu abangu-2570 komasipala abangu-109. |
Uthe wonke amaphoyisa aphoqwayo kumele abikele bona emkhandlwini wabo badlulisele udaba ezinhlakeni ezifanele naseNkantolo yoMthetho-sisekelo. |
Uthe wonke amaqembu kumbe amelwe ePhalamende noma angamelwe kumele aphendule ngendaba yabaxhasi. |
Uthe wonke umuntu kuleli uvumelekile ukwenza imisebenzi ethinta ezamabhizinisi wathi kodwa inkinga enkulu ababhekene nayo abangani nemindeni yosopolitiki nabasebenzi bahulumeni abathola imisebenzi yamathenda. |
Uthe wonke umuntu onothando lwamafilimu wamukelekile ukuthi abe yingxenye yale nkundla ezoqala ngo-10 ekuseni iphele ngo-12 emini. |
Uthe wonke umuntu oyobe enethikithi oyofika ibhasi lingakagcwali uyogibela ahambe mahhala ngebhasi elizobe likhokhelwe uyena. |
Uthe wonke umuntu unelungelo lokuvota azwakalise ilaka lakhe. |
Uthe wonke umuntu uneqhaza okumele alibambe ekulweni neCovid-19 njengoba izwe limatasa nohlelo lwe-National Health Insurance( NHI), okuhloswe ngalo ukuguqula indlela abantu abanikwa ngayo usizo ezibhedlela nasemitholampilo. |
Uthe wonke umuntu usebumnyameni, akwaziwa ukuthi kwenzekani. |
Uthe wonke umuntu waseNingizimu Afrika akabe ne-biometric (ubufakazi obuveza ubuyena bomuntu). |
Uthe wonke umuntu waseNingizimu Afrika kufanele avotele i-ANC ngoba isaqhubeka nokuletha impilo engcono kubantu bakuleli. |
Uthe wothisha abaqeqeshwe kakhulu abazobonakala ohlelweni, bazobheka emaphepheni abafundi abawabhala phakathi nonyaka. |
Uthe wubeke avuke esewile embhedeni, eselele phansi ngenkathi sisanda kuqala ukumxina isifo. |
Uthe wubengakezwa ukuthi kukhona asebephakamisa igama likaMntwana uNhlendlayenkosi. |
Uthe wudaba olubucayi lolu ngoba abakwazi ukuthi bazinqamulele ugesi noma yikanjani kulezi zikole. |
Uthe wudaba olubucayi, okufanele lusingathwe ngobunono bekati. |
Uthe wudaba oludinga umphakathi ngoba ungqongqoshe ngeke abheke izinselelo ezenzeka ezikoleni ezingu-6 000 zaKwaZulu-Natal. |
Uthe wuhlelo nje lwenkantolo ukuba kukhishwe le ncwadi uma umuntu engekho enkantolo kodwa kulokhu kubekwe umbandela ukuba angaboshwa aze avele enkantolo. |
Uthe wukhetho olunzima lolu ngoba maningi amaphutha enziwe yi-ANC. |
Uthe wumkhiqizo odinga ukuthi abazibandakanya kuwo balandele imigudu efanele, bathole imvume eMnyangweni wezoLimo. |
Uthe wumkhuba wabo othisha bakulesi sikole ukuthi baxhaphaze izingane ezisonta kwaShembe ngoba bona bengayithandi le nkolo. Uthe ngesinye isikhathi ziyaxoshwa kuthiwe azigoduke zibuye sezigundile. Muva nje uthe omunye uthisha kuso lesi sikole, umemezele emhlanganweni wabazali ukuthi uzothenga isikele agunde abafundi abanezihluthu. |
Uthe: “Wumusa kaNkulunkulu nje ongigcine ngaze ngaba ngaka. Ngibonga uMdali ngalesi sikhathi anginike sona sokuphila emhlabeni. Umgomo bengiwulindile. Ukuguliswa yileli gciwane kuyisiwombe esesabisayo futhi esinzima. Ngijabule kakhulu njengoba sengigomile manje. Ngifisa ukugqugquzela abanye abantu abangangami nabangaphansi kwami ukuthi nabo bagome. Benginakho ukwesaba ukugoma kodwa kuthe uma ngichazelwa kahle ukuthi umgomo usebenza kanjani ngase ngithatha isinqumo sokuthi ngizogoma," kusho ugogo uHlabisa. |
Uthe wuNgqongqoshe wezokuThutha kuphela uMnuz Fikile Mbalula, ovakashele umndeni ezobhonga emswaneni. |
Uthe wunyaka wesine beqeqesha abantu abasha emikhakheni ehlukene futhi bayaziqhenya ngoPhilile ngoba wacela ukuthi angenele lo mncintiswano kuMnuz Derrick Nzama obhekelele ezabasebenzi e-Edison Power Group. |
Uthe wuyena owafuna imoto eyahambisa indodana yakhe emtholampilo ngoba yayopha kakhulu. |
Uthe wuyena yedwa onemvume nezincwadi ezisemthethweni ezimgunyaza ukuthi asebenzise leli gama lomcimbi. |
Uthe yaficwa ilele nonina kamsolwa kodwa izingubo zayo zinegazi. |
Uthe yamphatha kabuhlungu indlela axoshwa ngayo emsakazweni ngodaba olwalungahlangene noSABC. |
Uthe yaze yathiywa okuthile yama, waphuma egijima emotweni. Ngaleso sikhathi uthe isibhamu saqhuma kaningana yena esengaphandle. |
Uthe:”Yebo ngiyazi sinesikweletu esikhulu njengezwe kodwa ngiyakholelwa wukuthi lesi sibonelelo singasiza ukunciphisa ububha sibuye sisize abafuna ukuziqalela amabhizinisi abo.” |
Uthe yena akaboni ukuthi le ndaba yomhlangano ingaze isuse umsindo. |
Uthe yena akadumile ngakho akaboni ukuthi kukhona okuzomlahlekela ngokubhalwa kabi. Ubuye wathi nasebandleni akukho nkinga, uyaqhubeka nokukhonza nabazalwane kahle. |
Uthe yena akafani noZama ngoba akakathathwa ngoba akanaso isikhathi sokuthathwa usagxile emculweni. |
Uthe yena akagcini nje kuphela ngokuba yilungu leqembu Abathandwa kodwa uphinde asebenze enkampanini kaSfiso no-Ayanda ezinze eThekwini iNcwane Communications. |
Uthe yena akahlali nomufi kodwa uhlala noninakhulu. Ubezwakala ukuthi le ndaba isamkhungethe engqondweni uMavimbela, wathi sebefisa kubanjwe ababulali kuzwakale ukuthi bekwenzenjani. Uthe akukho abakwaziyo okungaba yisizathu sokunqunywa kwendodana yakhe ngoba bebengakaze bezwe lutho. |
Uthe yena akakaze axhumane namuntu osebenzela iVBS. Ngokwakhe, akakaze athole ngisho isenti elimnyama kuleli bhange. |
Uthe yena akanaso isibhamu ebesifunwa amaphoyisa njengoba ezidayisela impahla esitolo sakhe. |
Uthe yena akanawo amandla okubeka udaba ezithebeni kodwa kuyoba kuSomlomo ukuthi uyalufaka udaba. |
Uthe yena akanayo inhliziyo embi kodwa ulindele uNgwazi azoxoxisana naye ukuze uMelody aphume ngendlela. NoMelody ufakezele uNkk Mngomezulu ngokusola uNgwazi. "Umyeni wami akulabhadi lapha. Ngalethwa yingane yami endala. Akakhulumi nogobela kodwa ugcina ngokufonela umakhelwane kagobela bese eshiya umyalezo kuye. Wagcina ukukhipha imali yokudla ngoDisemba. Nezindleko zokuya kwami esibhedlela zithwalwa ngugobela kuphela hhayi yena," kuphetha uMelody. |
Uthe yena akasayi kulo mcimbi weGcokama futhi nemali akade esemkhokhele yona ngeke asambuyisela yona. |
Uthe yena akayena umuntu ovele athathe noma iyiphi indawo azoyilingisa njengoba eyikholwa. |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.