input
stringlengths
1
130k
Uthe waqokwa iSilo ngo-2010 ukuthi ahole izintombi emhlangeni.
Uthe waquleka waphaphama esibhedlela esempontshwa igazi kuthiwa wophele ngaphakathi.
Uthe wasebenza eqeqeshelwa umsebenzi enkampanini yabameli kaNelson Mandela no-Oliver Tambo.
Uthe wasebenza eThekwini ecela. Wathi esebuyela eHambanathi sekudlule unyaka ahamba, wafica ubabekazi wakhe esahamba. Kwamphoqa ukuba aqhubeke ahlale emgwaqweni ecela.
Uthe washayela i-ambulensi yafika abasebenzi bayo bathinta izibhedlela eziseduze okuyiNtabeni ne-Ahmed Al-Kadi Private Hospital bachithwa kwathiwa abaye e-Addington ngoba yiyona eqokwe ukuthi ibe yisikhungo sabanaleli gciwane.
Uthe washaywa ebuzwa ukuthi wazini ngabathile okwakusolwa ukuthi bayathandana kwathi uma ethi akazi lutho washaywa kwathiwa akakhulume iqiniso okwaholela ekutheni eqe.
Uthe washaywa yisifo sohlangothi emva kokuthi izingane zakhe zimthumelele izithombe kwiselula yakhe zimkhombisa ukuthi umuzi awusekho emva kokugugulwa yizikhukhula.
Uthe washiya sekusele unyaka nohhafu ngaphambi kokuthi aqede eDurban University of Technology (DUT) lapho ayefunda khona.
Uthe wasifaka isicelo esebenzisa isitifiketi sokuzalwa esinenombolo kamazisi. Kukhona abamtshela ukuthi ngeke siphume isitifiketi sika-matric engenawo umazisi, okwenza wagcwalelwa nawumkhakha abefuna ukubhalisa kuwo kulesi sikhungo.
Uthe wasizwa abantu ababedlula babiza i-ambulensi.
Uthe wasizwa ukwesekwa uyise ongamzali owagcina eseshade nonina ukuze aqhubekele phambili nempilo.
Uthe wasizwa yi-A2Pay emnike umshini owenza ukuthi akwazi ukwenza konke lokhu yize eselokishini.
Uthe wasuswa emzini wakwaGupta wayiswa eSahara Computers, inkampani yalo mndeni, emuva kokufika esikhumulweni sezindiza iOR Tambo International ngo-2010 ephuma eChina.
Uthe wathatha isinqumo sokuthi abanxuse abalandeli bakhe ukuba bovetele uKhongolose ngoba wayezwa imvunge kukhona abathi ngeke bavote.
Uthe wathatha isinqumo sokuthi ayeke umsebenzi ukuze aqale inkampani.
Uthe wathatha uR300 awunikezwa wumfundisi ngaphambi kwenkonzo enkulu wawugcina ukuze agibele ngawo.
Uthe wathembisa ukuthi uzobuye ambize azobhala isitatimende kodwa kwangenzeka.
Uthe wathi abaphindele kubo ngoba usafuna ukuyobona unina eThekwini.
Uthe wathi ebona kungafiki muntu ozombambela wafaka umuntu ozombambela ngaphambi kokuthatha isinqumo sokummisa uZulu.
Uthe wathi esabheke isasasa loMfana kaGogo ezinkundleni zokuxhumana ngengoma azibhalele yona ngobunzima abaphila ngabo kubo, njengoba ekhuliswe wuninakhulu ngemali yempesheni nonina engasebenzi, wamtholela nezinkontileka ezimbili zokuqopha ezinkampanini zomculo, enye yazo ngeyaphesheya kwezilwandle athe basazicubungula ngaphambi kokusayina.
Uthe wathi evula isicabha kwaqhamuka le moto ihamba ngesivivini esiphezulu yashayisa le ayezoyigibela wase elimala.
Uthe wathinteka ezwa ngokunyamalala kukaNatasha waduduzeka uma ezwa ukuthi utholakele wathemba ukuthi uzophila.
Uthe wathintwa nguNksz Lakela Kaunda emtshela ukuthi uzoba nomhlangano nabantu bakwaGupta.
Uthe wathola incwadi eyayivimbela ukuthi umufi asondele kuye eNkantolo yeMantshi eHlanganani.
Uthe wathola itoho ngonyaka odlule, okuyilapho ezwa ngeKwanele. Wavuleka amehlo ukuthi ukudayisa umzimba akuwona umsebenzi kodwa ukuxhashazwa.
Uthe wathola izincomo ezinhle kwizitshudeni ngesifundo sakhe asenza ngomlando wase-Afrika, ohlanganisa iNubian Kingdom of Kush, Aksum Empire, Swahili Coast, Yoruba empire neminye.
Uthe wathola ngomama abadayisa eWorkshop ukuthi indodana yakhe ihlaselwe ngoba ilamulela ababebanjwa inkunzi.
Uthe wathola ucingo kumzala wakhe ekhala, ebuza ukuthi ugcine nini ukukhuluma nonina. Yilapho aqala khona ukuthuka wazama ukushayela ucingo unina noyise, bobabili bengatholakali.
Uthe wathola ucingo oluvela ehhovisi lowayeyisikhulu esasiphethe izimali kwa-Eskom, uMnuz Anoj Singh, lumyalela ukuthi makakhokhele iTegeta uR659 million kungakapheli amahora amathathu.
Uthe wathola ukuthi sekukhishwe umehlokaboni kaR500 000 wokumbulala, nokuyilapho alekelelwa khona nguNkk Thoko Mkhwanazi, ongisihlalo weCRL Commission, owamvulela amasango ukuthi azohlala kwakhe.
Uthe wathola ukuthi umkhakha wezobuhlengikazi usugcwele, waphoqeleka ukubhalisela iSocial Sciences.
Uthe  wathola ummeli wokuqala owayemfakela isicelo sokubuyekeza icala kodwa wagcina esebaleka engawenzanga umsebenzi nokuyinto eyamzwiswa ubuhlungu kodwa wangaphela amandla.
Uthe wathola umyalezo khona ezinkundleni zokuxhumana bemtshela ngethuba.
Uthe wathuka koma nasozwaneni eselandwa lapho ayekade ehlezi khona ebusuku wafika kubo sekugcwele izimoto etshelwa ukuthi abazali bakhe kabasekho emhlabeni.
Uthe wathuma lo mngani ngo-Ephreli kubo kwengoduso yakhe ukuthi ayokhokha ilobolo kodwa uthole ukuthi ngoMeyi uZondo ube eseshela ingoduso yakhe, bathandana futhi kwazi wonke umuntu endaweni, ngaphandle kwakhe.
Uthe wathumela ama-emails amaningi kuNkk Myeni kodwa akazange aphendulwe.
Uthe wathuthela eGoli ngo-2010 eyofunda i-Economics e-University of Johannesburg (UJ).
Uthe watoka iminyaka emithathu ngaphambi kokuba agwetshwe.
Uthe watshelwa ngonogada ukuthi umsolwa ulaxaze umufi wanqaba nokubhalisa ikhadi. Kuthiwa umsolwa wamletha ngemoto yakhe umufi, wayishiya esibhedlela nokhiye phakathi.
Uthe watshelwa ukuthi omunye wabafundi wavula iwindi elalingavulwa lakwaGrade 5 kanti lizowela kumzukulu wakhe.
Uthe wavakasha kabili esewungqongqoshe wezezimali, wavakasha izikhawu eziyisithupha ngesikhathi eseyiPhini likangqongqoshe wezezimali. Utshele uJaji Zondo ukuthi kwakungelula ukunqaba isimemo sokuvakasha emzini wakwaGupta ngoba lo mndeni wawuzwana nowayenguMengameli wezwe, uMnuz Jacob Zuma.
Uthe wavulela uMdweshu icala lokubulala uMnuz Fikile Siyephu noMnuz Sipho Ndovela ngo-2017. Lokhu ukwenze esesekubhaceni.
Uthe wavumela elinye ikhasimende lenze isikweletu sika-R5000.
Uthe wavumela phezulu ngoba wayebona ukuthi okwakwenziwa kwakubehlisa isithunzi.
Uthe wawa phansi, wabona ummese ku-sink wabe esemgwaza.
Uthe wawenza umculo wokholo kodwa akakaze azibone esezingeni leJoyous.
Uthe wawubiza umphakathi wakule ndawo ewazisa ngalesi sigameko esenzekile.
Uthe: “Wawubona ukuthi udutshulwe umuntu obeseduze ngoba ingxenye yobuso yayingekho.”
Uthe wawungekho ugesi omningi ezweni emuva kokuthi isishingishane siphazamise ukulethwa kukagesi osuka eMozambique, kuvuza amashubhu angaphakathi kobhayela nodizili ungasekho.
Uthe wawuthanda umncintiswano emuva kokuba ezwe omunye wothisha owumngani wakhe encoma esho nezinto asebezenzile ngokusizwa ngabakwaCCBSA.
Uthe wawuthola ukhiye kodwa uHoosian wambuza ukuthi ukhiye uzowenzani.
Uthe waxhumana nezikhulu zeBomb, wazitshela ngephupho lakhe lokuba wumdidiyeli.
Uthe waxwayisa ngesikhathi kusanda kuvela umuntu wokuqala onaleli gciwane kuleli kuthi u60% womphakathi wakuleli uzohaqwa yileli gciwane.
Uthe waya eMnyangweni wezaseKhaya eSiphingo bamkhomba enhlokohhovisi eMgungundlovu. Kwathiwa akazibhekele ifayela lomyeni wakhe ngoba ngaleso sikhathi izitifiketi zazingakenziwa ngekhompyutha. Walithola ifayela, wafaka isikhalo ecela ukuthi lo mnyango ‘umbulale’ umyeni okuvela ukuthi usadla anhlamvana. “Akekho owake wangishayela ucingo engazisa ukuthi kwenzekani. Kwathuleka ngaze ngabuyela emahhovisi ngonyaka olandelayo. Ngatshelwa ukuthi ngeke bakwazi ukumesula umyeni ngoba inombolo yakhe isetshenziswa ngomunye umuntu ophilayo ohlala eGoli. Uma ngibuza ukuthi kwenziwa yini ukuthi lo Masinga ophilayo naye ashade nami, uma kungabantu abehlukene, abakwazanga ukungiphendula. Ngabuza ukuthi kuzokwenzekani uma kushona oyedwa wethu nakhona ayiphumanga impendulo.”
Uthe waya eMnyangweni wezaseKhaya wathola ukuthi ngempela wadivoswa ngoDisemba 2017, amaphepha wayekade ewasayiniswe eMgungundlovu ngoNovemba 2017.
Uthe waya endlini yakhe wathatha ummese nobhakha nocwazi olungenalutho. Uthe bayisa uMzimakwe ehlathini elikude nethaveni bafike bamnquma ikhanda lahlukana nomzimba. Uthe uSwaartbooi wayebambe uMzimakwe.
Uthe waya esibhedlela, wafike watshelwa ngodokotela ukuthi unogesi ekhanda maqede bamxilonga ngemishini.
Uthe waya esikoleni eyobika lolu daba wafica omunye wothisha ephethe ipayipi lamanzi elibovu eyovala isango okusho ukuthi wayezoshaya abanye abafundi abafika ngemuva kwesikhathi.
Uthe waya esikoleni sika-Ayakha, uthe wafika sebephumile kodwa wagibela naye itekisi eyodwa. Uthe endleleni wamtshela ukuthi unina uthi abahlangane edolobheni. Uthe behla itekisi ingakafiki edolobheni, uthe wayelokhu ehamba emuva kwakhe. Sebesesigangeni, uthe wakhipha intambo ayeyiphethe wabe esemklinya ngayo. Wamlengisa esihlahleni.
Uthe waya kothenga utshwala efuna ukuthola isibindi sokuzibulala ngoba wayazi ukuthi ufunwa amaphoyisa. Uthe wayehlele ukugxuma ebhulohweni elihamba izimoto kodwa wagcina engakwenzanga, waboshwa.
Uthe waya kovula icala emaphoyiseni, icala lagcina lingene enkantolo yeMantshi yaseMlaza.
Uthe waya kuKhuzwayo inyanga watshela noSwaartbooi ngomhlangano wabo.
Uthe wayazi ukuthi kuzomele azichaze ukuthi kwenzeke kanjani ukuthi agome nabahlengikazi okuyikona okwamenza wangakufihla ukuthi usegomile.
Uthe wayebheke nokuthi kungaxhashazwa izinto zoMbuso.
Uthe wayebona amalungu alo mndeni uma kunemicimbi yomphakathi abale kuyo imidlalo yekhilikithi nemicimbi yephephandaba, iThe New Age eyayivame ukuxhasa imicimbi kahulumeni.
Uthe wayebuya emsebenzi wayophuza nabanye kwenye indlu ngesikhathi ebona abasolwa belandela umufi.
Uthe wayebuye asize abanye ozakwabo ngokufaka izicelo esikhwameni esisiza ngoxhaso lwemali yokufunda kusetshenziswa ubuchwepheshe.
Uthe wayecabanga ukuthi bayamdlalisa bazowubuyisa ubhokweni wakhe.
Uthe wayedayisa izidakamizwa kodwa waphuma kulobu bugebengu wathola umsebenzi wokuba ngunogada eWavehouse, eGateway.
Uthe wayefuna ukungena emsakazweni kodwa abe nesigaba esithile hhayi uhlelo lonke.
Uthe wayehamba nabanye abafundi ngesikhathi kukhala insimbi uthisha othintekayo wavala isango.
Uthe wayehluleka ukumelana nengcindezi yokuthi kunezifundo azifeyilile ekubeni kubo belindele ukuthi aphase kahle bese ethola umsebenzi ukuze abakhulule enhluphekweni.
Uthe wayejabule ngokuthi uya ekhaya, uzobona nezingane zakhe.
Uthe wayekade ezwe ukuthi uNkk Myeni wayezoya eSunnyside, eTshwane, lapho ayezofika khona abhale umbiko ochaka esinye isikhulu.
Uthe wayekhala ngesikhathi kwenzeka lokhu futhi namanje usamkhumbula lo mculi equma phezu kwakhe emdlwengula.
Uthe wayekhona eFlagstaff, e-Eastern Cape, ngesikhathi kumbiwa isidumbu sikaMondli esase singcwatshiwe, kwabuywa naso wasihlola ngakusasa.
Uthe wayekhona nasemashini eyayiseThekwini neyaseGoli yokucela izikhulu zoKhozi ukuba zimbuyisele emoyeni uNgizwe.
Uthe wayekhona ngesikhathi uWatson ekhokhela uMnuz Jackson Mafika, osewashona, emayini yegolide iKloof ukuze aseke inkampani yakhe.
Uthe wayekubhala lokhu kwi-email yasemsebenzini futhi wayengakufuni. Uthe iSABC yahluleka ukumvikela eseludlulisele kubaphathi udaba.
Uthe wayekweleta umashonisa uR 6000 wayesedayisa ikhanda likaMnuz Thembinkosi Mzimakwe (34) ukuze athole imali. Ngo-Agasti 3, 2017 uJojisa watholwa ephethe ikhanda lomuntu kubhakha emakethe ekuWarwick.
Uthe wayemi kuveranda ngasendlini yakhe ngesikhathi ebona ababulali behlasela.
Uthe wayeneminyaka engu-17 eqala ukudlwengulwa ngabesilisa abayisihlanu endaweni yobumnandi emuva kokuphuziswa utshwala. Eneminyaka engu-21 wahushuliswa isisu ngumlisa ambize ngoSugar Daddy ongusopolitiki oshadile obehlangane nomkakhe, athe ubazi konke okwenzekayo. Uchaze indlela lo mlisa abeyilawula ngayo impilo yakhe, emenza isigqila socansi amholela ngempilo ewubukhazikhazi nezimpahla ezibizayo.
Uthe wayeneminyaka ewu-18 eshada noPhungula asehlale naye iminyaka ewu-40.
Uthe wayengacabangi ukuthi uzozwa ubuhlungu obungaka uma etshelwa ukuthi kumele lunqunywe nolwesibili unyawo kanti uma enqaba uzoshona.
Uthe wayengafuni lutho kumkakhe uma bedivosa, wamshiya nomuzi. Usefuna umkakhe aboshwe, naye athole izimfanelo ngoba bashada umshado ohlanganisa amafa. Ukhala ngokuthi amalungelo akhe anyatheliwe ngoba akuyiwanga ngisho enkantolo yomndeni ukuze kuxoxwe ngodaba lwendodakazi yabo.
Uthe wayengakaze acabange ukuthi uyoba wumphathi wesiteshi .
Uthe wayengakaze alale nomuntu wesilisa ngesikhathi elala noMkokstad odume ngokucula ezokholo aze akhase phansi.
Uthe wayengakaze azifake izibuko empilweni yakhe kodwa useyazifaka njengoba egqigqa odokotela. Okhulumela uphiko olubheka ukusebenza kwamaphoyisa i-IPID uMnuz Moses Dlamini, uthe lubikiwe udaba kubona.
Uthe wayengakaze aziphuphe engumsakazi kodwa wayefuna ukubukwa njengomkhangisi wengqephu. "Umsakazo wawuzongifihla. Ngangifuna ukubukwa nokwaziwa. Yize inkonyane isathuka isisinga ekusakazeni kodwa ngizogcina sengiwumpetha."
Uthe wayengakaze azitshele ukuthi angaba wusaziwayo ngenxa yesimo akhula ngaphansi kwaso. Wakhuliswa wuninakhulu ngemuva kokushona kwabazali bakhe.
Uthe wayengakaze wazicabanga ephila ngaphandle kwakhe njengoba bahlangana esafunda esikoleni samabanga aphezulu futhi esacula ekhwayeni. Udadewabo kaMatongo, u-Ethel Twala, unxuse amalungu e-ANC ukuba asike iphethini kumfowabo njengoba echaze uMatongo ebengenandaba nezikhundla kodwa ekhathalele abantu baseGoli. Umgcinimafa-jikelele ka-ANC uMnuz Paul Mashatile, uthe asikho isipho esingafanela uMatongo njengokunqoba kwe-ANC okhethweni likamasipala waseCity of Joburg.
Uthe wayengakudli ukudla okuqinile izinyanga ezintathu ngenxa yokulimala. Ngo-Okthoba wonyaka odlule wathola ukuthi ingane isishonele esiswini, yakhishwa esibhedlela wayingcwaba.
Uthe wayengalindele ukuthi uzothola ithuba elifana naleli. Uthe kukhona owamuzwa ekhuluma wathi kumele aye kwinhlolokhono bafike balithanda iphimbo lakhe.
Uthe wayengasaphathwa kahle abantu abathize kulandela ukuba ephonse imibuzo ngalesi sivumelwano, athi sasayinwa emasontweni amabili ngaphambi kokuba aqokwe esikhundleni.
Uthe wayengazi nokuthi abakwa-Gupta babekhokhisa iminyango kahulumeni nezinkampani zikahulumeni ukuthi ihlanganyele ohlelweni.
Uthe wayengazi ukuthi kuzoba nzima nokuthola umsebenzi ngenxa yezibazi.
Uthe wayengazi ukuthi uneminyaka emingaki ngaleso sikhathi, akazange azixake ngalokho.
Uthe wayengazi ukuthi uthando lwakhe lokulingisa luzomfikisa kude kangaka.
Uthe wayengenankinga nomsebenzi wakhe ngoba wayazi ukuthi ufunani empilweni.
Uthe wayengenayo i-demo ne-data bathi bazomsiza, waqopha i-demo ngeselula wayithumela.