input
stringlengths 1
130k
⌀ |
---|
Uthe uzolusukumela udaba lwalona wesifazane ongenawo umazisi ngoba akekho umuntu ongafanele ukuba nomazisi. |
Uthe uzomangala kakhulu uma kungukuthi uhulumeni akasiphonseli inselelo lesi sinqumo. |
Uthe uzomemezela ithimba azosebenza nalo kanjalo nomqulu abazokhankasa ngawo bekhankasela ukhetho. |
Uthe uzomemezela ithimba azosebenza nalo kusasa. |
Uthe uzomkhumbula uSikhakhane ngokuthi ubehlezi ebakhuthaza ngokuthi badlale ibhola ngokukhululeka nangokuzethemba. |
Uthe uzophatheka kabi uma lo mjaho ungabanga khona ngenxa yeCovid-19. |
Uthe uzophinde afake imali ekuthuthukisweni kwengqalazisinda ukuze kudaleke amathuba omsebenzi. |
Uthe uzophinde ahlangane nozakwabo wezenhlalakahle yomphakathi ukuze kuxoxwe eyokuthi kuhanjiswe ngokushesha osonhlalakahle ezikoleni uma kunenkinga. |
Uthe uzophuma ezintweni ezithinta umculo kaMjik’jelwa, uma kungukuthi umndeni usubeke umuntu ozokwenza kangcono kunaye. |
Uthe uzoqala ngoJanuwari amakilasi okuqeqesha eGoli bese edlulela eThekwini naseSwazini njengoba kukhona asebenzisana naye khona. |
Uthe uzoqala ukubonakala kulo mdlalo ngoJune 11, nonyaka. |
Uthe uzoqala ukubonakala ngoDisemba nokuyinyanga efanayo nokuvulwa kwendawo yakhe nomyeni wakhe uNhlakanipho Zulu. |
Uthe uzoqale ahlangane nomnyango ngoLwesihlanu ngaphambi kokuhlela ngezinyathelo zomthetho ngesigameko esimehlele ngoLwesibili. |
Uthe uzoqhubeka acije i-University of Johannesburg nalapha ayeyiphini likaBradley Carnell manje osecija iPirates, uma lingekho iqembu elimdingayo ku-Absa Premiership. |
Uthe uzoqhubeka asivikele isihlalo sobukhosi. Uthe akanendaba nokushiwo abantu ezinkundleni zokuxhumana ngoba abantu bayohlezi bekhuluma ngaphandle kokuqonda. |
Uthe uzoqhubeka nebhizinisi noma kunzima, ukwenzela ukuthi amakhasimende angamkhohlwa. |
Uthe uzoqhubeka nokusebenzela abantu nokudlala iqhaza lakhe ukuze kuthuthuke i-Ningizimu Afrika ne-Afrika yonkana. |
Uthe uzoqhubeka nokusebenzela idolobha futhi ngeke asabe ukuvikela ukwethembeka nesithunzi sakhe. |
Uthe uzoqhubeka nokuzizamela ngebhizinisi lakhe lokudayisa izithelo. Uthe okwamanje akanaye umuntu athandana naye. Ephetha uthe usemxolele umnakwabo. Uthe emuva kohlelo abohlelo bamhlelela ukuthi elashwe udokotela ngokomqondo. “OJub Jub bangiqashela izinsuku ezingu-10 ngiyalwa udokotela noDkt Sihle Ngobese weSiyo Medical Assistance bangisiza kakhulu,” kusho uLungelo. |
Uthe uzoqhubeka nomsebenzi wakhe wokuba yikhansela kuze kube ngu-2021. |
Uthe uzoqinisekisa nokuthi kuqashwa abantu abanamakhono afanele imisebenzi abayenzayo ukuze izinhlelo zomnyango zihambe kahle. |
Uthe uzoqinisekisa ukuthi uyaqhubeka nokufaka abadlali bebala elimnyama ngoba ukholwa wukuthi iqembu lesizwe kumele libafake bonke abantu abakhona ezweni inqobo nje uma ithalente likhona. Ukuqinisekisile lokhu ngokuthi aqhubeke noSiyamthanda Kolisi njengokaputeni nakulo mdlalo wakusasa. |
Uthe uzosebenza kanzima ukunciphisa izinga lokungalingani ezweni emuva kokuthi ucwaningo lweStats SA luveze ukuthi abamhlophe bahola kakhulu uma beqhathaniswa nabamnyama. |
Uthe uzosebenzela abantu, uzoya nasezinhlakeni zomphakathi ngeke azifihle. |
Uthe uzosebenzisana noTshona ngoba naye ufuna iFort Hare ihlale inegama elihle ngoba kwakufunda uDkt Ntsu Mokhehle owayengundunankulu waseLesotho, Sir Seretse Kama owayengumengameli waseBotswana, Robert Mugabe owayengumengameli waseZimbabwe naye uqobo. |
Uthe uzosebenzisa ulwazi aluthole ezifundweni zakhe ukudlondlobalisa lolu hlelo. |
Uthe uzosenza isikhathi ukuze aphinde ahlangene nenkosi sebebobabili kuphela. |
Uthe uzothembela kubadlali abadala ukuze azuze akuhlelile. “Nginenhlanhla ekutheni amaProteas aseke aba endaweni yokuqala emhlabeni. ” |
Uthe uzothumela ongqongqoshe namaphini abo kulesi sifundazwe ukuthi bazosebenzisana nohulumeni wakhona, njengoba esenze okufanayo nakwezinye izifundazwe zakuleli. |
Uthe uzoveza nokuthi leli cala limthinte kanjani empilweni yakhe. |
Uthe uzovulela amathuba nabanye abantu abasha abanethalente futhi ucela bonke abadidiyeli, abaqondisi nababhali babambisane naye. |
Uthe uzowalwela amalungelo akhe ukuze kugezeke igama lakhe. |
Uthe uzoxoxa noNgqongqoshe wezeMfundo KwaZulu-Natal, uMnuz Kwazi Mshengu, ukuze kube nendlela yokuqoka abantu abafanele ezikhundleni zokuba wothishomkhulu. |
Uthe uzoya ePhalamende wathi ucele ukumisa ukufungiswa ngoba kunezinto asazilungisa. |
Uthe uzoya esikhungweni ukuyovota, kodwa wathi ngeke esakwazi ukuthi agqugquzele abantu kahle ngesikhathi kuqhubeka ukuvota ngoba ubona engaphephile. |
Uthe uzoya kobhalisela ukuvota ngesonto elizayo kodwa usazibuza ukuthi yiliphi iqembu elifanelwe yivoti lakhe. Ukhala ngokuthi amaqembu akhona awagculisi futhi alikho iqiniso. |
Uthe uzoya kokwethulela uNdabezitha lolu daba bese kubizwa zonke ezinye izinduna kubhungwe kabanzi ngesinyathelo abazosithatha. |
Uthe uzoya nakwezinye izindawo ngoba ufuna ukulalela izinkinga zawo wonke umuntu waseNingizimu Afrika, ukuze akwazi ukuzixazulula. |
Uthe uzoyisebenzisa njengesitebhisi sokuya kumaligi amakhulu emhlabeni. |
Uthe uZulu wanqaba ukuba wufakazi ecaleni lokufa kukaMagaqa ngakho akakwazanga ukufakwa ohlelweni lokuvikelwa olinikezwa ofakazi emacaleni abucayi. UNaidoo uthe emuva kwesehlo sangempelasonto, bazame kaningi ukuxhumana noZulu kodwa bangamthola. |
Uthe uZuma, akakaze aphendule noma atshele ummeli wakhe ukuthi uzokwenzenjani ngamasamanisi. |
Uthe uZuma akasekwa kuphela esifundazweni kodwa ezweni lonke ikakhulu emalokishini nasemakhaya. |
Uthe uZuma bekumele aphinde asiphikise isinqumo senkantolo sokuthi ashushiswe. |
Uthe uZuma kuzomele azithathele isinqumo sokuthi uyafuna yini ukuphonswa imibuzo. Ube esecela uJaji Zondo ukuthi kuhlatshwe ikhefu kancane ukuze axhumane noZuma. |
Uthe uZuma kwakumele ashushiswe nowayemeluleka ngezimali, uMnuz Schabir Shaik, eminyakeni ewu-10 edlule. |
Uthe uZuma mudala ngakho bekumele ahlale ekhaya ngoba akaphilile. |
Uthe uZuma ubelaliswe kwesinye sezibhedlela eThekwini ngokugula okungaziwa. |
Uthe uZuma udume njengomuntu okhohlakale wathi akaboni ukuqopha izingoma zakhe kungasiza. |
Uthe uZuma uhlonywa imibuzo hhayi ngakwaziyo kodwa ngobufakazi obufike bathulwa abanye ofakazi kwikhomishini. |
Uthe uZuma ukhishwe esibhedlela ngoLwesine, okuwusuku okuchithwe ngalo isicelo sakhe odabeni oluthinta uHanekom. |
Uthe uZuma unelungelo lokuphikisa isicelo sabo uma sebebhalele le nkantolo. |
Uthe uZuma usesebenzisa ubuqili, wenza sengathi kukhona okuthile okuhle ayekade efuna ukukwenzela umuntu omnyama kodwa wavinjwa ngabathile, ekubeni kungenjalo. |
Uthe uZuma usinqabile isiphakamiso sokuthi icala lilalelwe kusetshenziswa ezobuchwepheshe ngesikhathi bexoxa naye ngoLwesine. |
Uthe uZuma uthole ushwele emuva kombiko wokodotela otholwe ngumnyango. |
Uthe uZuma uveze ukudelela okukhulu ngokwenqaba ukulandela umthetho wezwe. |
Uthe uZuma uzakhele ugazi olukhulu kubalandeli kwazise ukudla umdlalo ichess, nakho kube nomthelela wokuthi ezinye zezinto azimezezele esezoshiya, uzisho ngoba efuna ukuthi athi ehamba, kube sengathi nguyena ozinzile. |
Uthe uZuma waqamba indodana yabo igama elithi Sakha-umuzi, wathi ufisa sengathi ingakhula ifeze iphupho labo. |
Uthe uZuma wayengawuboni umehluko phakathi kobungani bakhe nomndeni wakwaGupta nomsebenzi wakhe wobumengameli. |
Uthe uZungu wayefuna ukuthi kuxoxwe naye lo mdlali kodwa indlela ayengasezwa ngayo, waduba yonke into. Uveze ukuthi babone kwabezindaba ukuthi usesizwa abanye ngoba ubengasafuni nokukhuluma nabo. Lo mdlali useneminyaka engaphezu kweyisikhombisa ephila nomdlavuza ohambisana nesimila ebusweni. Muva nje ubevakashelwe iSadtu yamnikelela ngoR20 000. |
Uthe uzwa abakhokhile sebekhuma ngamaselula namaphara bethi basendleleni bayeza. |
Uthe uZwane angamnika owePlayers’Player of the Season. |
Uthe uzwe eseshayelwa ucingo etshelwa ukuthi akaphuthume azolanda uNkanyiso akasaphefumuli, balimazene nomfowabo. |
Uthe uzwe ezinkundleni zokuxhumana ngokuboshwa kwemeya nabasolwa ngeSonto ekuseni. |
Uthe uzwe kuthiwa umfana ogwaze uThabiso uboshwe ihora elilodwa wase ededelwa. |
Uthe uzwe ngabazibonele nabebekhona yenzeka, ukuthi umshayeli weloli uwele umgwaqo, uP862 engazange aqalaze. |
Uthe uzwe sekukhalwa ubumayemaye, othisha nomama abaphekayo esikoleni sebelaliswe phansi ngezisu bekhonjwe ngezibhamu. |
Uthe uzwile ngandlebenye ukuthi isigameko sihlobene nodlame lwamatekisi wathi kodwa uhulumeni uzobhekana nezigilamkhuba ngaphandle kokwesaba. |
Uthe uzwile ngokuvelele usoseshini ongumakhelwane wabo eGingindlovu ngokubulawa kukamama nendodana. |
Uthe uzwile nokuthi umshayeli weloli okufe kulo abantu abayisishiyagalombili eJozini KwaZulu-Natal ngenkathi kudaleka ingozi, kusolwa ukuthi naye ubephuzile. |
Uthe uzwile ukuthi abaphathi bawo banesifiso sokuthi umnyango ubasize ukubaxhumanisa nezinkampani zamaselula kodwa akukho okusavunyelwene ngakho. |
Uthe uzwile ukuthi kunemibiko yokuthi kunezibhedlela ezibeke abasebenzi engcupheni okuholele ekutheni abasebenzi bathole igciwane. Njengamanje kusenziwa uphenyo ngokwenzeke kulezi zibhedlela. Uma kutholakala ukuthi kube nobudedengu obenziwe ngabaphathi bezibhedlela bazothathelwa izinyathelo. |
Uthe uzwile ukuthi uLorraine wake wakhalaza ngaye. Echaza uMangaliso uthe babeshutha esinye isiqephu acabanga ukuthi esokuqala njengezithandani emdlalweni. |
Uthe vele babeshilo ukuthi ezikoleni ezingeke zikwazi ukumelana no-1 wamamitha wokuqhelelana aziqhubeke nokushintshana kwabafundi. |
Uthe vele besingekho isidingo sale minyango ngoba eminye ibihambisana kahle neminye. |
Uthe vele izinkampani eziningi ezazithembise ukuxhasa umcimbi zihoxile zabalula yona indaba yeCovid-19. |
Uthe waba esenza iPGCE ukuze abe neziqu zokufundisa wathi ngo-2017 uqashwe ngokugcwele kulesi sikole. |
Uthe wabafaka ngaphansi kwekhwapha lakhe kusukela nyakenye. |
Uthe wabahlenga laba ababili baphumela ngaphesheya komfula, kanti yena uzocwila unomphela. |
Uthe wabamba elikhulu iqhaza ehlohla abantu ukuthi bashise, bavale imigwaqo balwe ngezibhelu zokutatshwa kwezitolo ngoJulayi. |
Uthe waba nenhlanhla yokuthi athathwe ohlelweni lokuthuthukisa amakhono entsha olwalwenziwa inkampani yonjiniyela bokwakha iMurray &Roberts Engineering, eyamqeqesha phakathi kuka-2010 kuya ku-2013. |
Uthe wabashayela ucingo esesekhempini ekhala ngesisu nesifuba. |
Uthe wabatshela ukuthi uMasinga washona kudala yena wabuye washada kodwa kwanhlangazimuka nomoya kwaphetha ngokuthi bamthumelele umazisi okwafakwa ngawo isicelo sokuboleka imali. |
Uthe wabayalela ukuthi beze ngabanye bezokwamukela kodwa kwatheleka iqulu labagibeli okuyisenzo esabadonsela amehlo amaphoyisa. |
Uthe wabazisa bobabili ukuthi yena wenza umsebenzi wakhe, akahlose lutho olubi. |
Uthe wabe esecubungula ulwazi olwalufakiwe, njengenhloko wabona kufanele ukuba uZuma adedelwe. |
Uthe wabe esecula ngokuhlanganyela noJaiva Zimnike engomeni ethi Ngehlelwa Umoya (kwi-albhamu ethi Inkosi Yomaskandi) ngo2016. “Ngo2017 saphinda senza ethi Isikhiye Sikhona. Ngo2018 ngapikwa noJaiva engomeni kaDJ Chronic Style ethi Now or Never.” |
Uthe wabe esemtshela ukuthi uzombophela ukuthi ubulele umuntu. Uthe khona lapho uMbatha wathi abaphuthume endaweni yaseSigodlweni, kuyoboshwa laba ebemphoqa ukuthi adle inyama yomuntu. |
Uthe wabe esemtshela ukuthi uzoqala kwaGrade 10 ukuze bambone ukuthi wenza kanjani. |
Uthe wabe esethathwa eyiswa esibhedlela nalapho okwenziwa khona konke okuye kwenziwe uma owesifazane edlwenguliwe njengokunikwa imishanguzo yokuvikelsa igciwane lengculazi, ukunikwa amaphilisi avika ukukhulelwa nokuthathwa kwamasempula ukuze kubanjwe 'umdlwenguli'. |
Uthe wabe esethole ukuthi wayekhuluma ngoNksz Ranjeni Munusamy. |
Uthe wabe esethuka, washiya kanjalo endlini, esekhiyile. |
Uthe wabe eseya eMpumalanga lapho asebenza khona esiteshini iMpower FM esiyaziwa ngeRise FM. Wasebenza iminyaka emine ngapahambi kokubuya kulesi sifundazwe ngo-2009 esiyosebenzela iGagasi FM. |
Uthe wabeka impilo yakhe engcupheni ngesikhathi eseyibamba lobukhosi KwaXimba, kuwadi 1 kuMasipala weTheku, ngoba wayengahambisani ngendlela okwakubusa ngayo amakhosi. |
Uthe wabhala ezinkundleni zezokuxhumana emema abafuna ukuqwala izintaba ukuthi bamthinte ukuze bahambisane. |
Uthe wabhala ivesi lokuqala uRobbie wathi akabhale nelesibili. |
Uthe wabhalisa ngoJuni 2017 imali yesondlo sezintandane, walinda isikhathi esibekiwe. NgoSepthemba wathola ukuthi uhlelo lokubhalisa seluphothuliwe, usezoyithola imali. Ngenxa yokulinda isikhathi eside watshelwa ukuthi uzothola neyezinye izinyanga abezilinde esabhalisiwe. Uveze ukuthi ngenxa yobuningi bemali watshelwa ukuthi kuzomele alinde iphasiswe emahhovisi amakhulu akwaSassa ngaphambi kokuthi akwazi ukuyihola. “Ngibone kuphela isikhathi eside ngingathintwa, ngaya emahhovisi akwaSassa izolo ngiyobheka. Ngithole ukuthi imali yakhishwa ngoNovemba 28 ekhadini laseposini elavulwa oThongathi. Okungixakayo ukuthi inombolo kamazisi esetshenzisiwe eyami kodwa mina bengingakabi nalo ngisho ikhadi lokuhola." |
Uthe wabona ilanga lishona engabuyi wazitshela ukuthi kukhona okumbambile noma usadlala. Uthe waze washaya ucingo kwathiwa ulale khona kodwa ngeSonto ekuseni ngo-7 uvuke wahamba eza ekhaya. |
Uthe wabona kahle ukuthi ukucwasa nobandlululo yinto esekhona kuleli. |
Uthe wabona kukhula, waphuthuma kodokotela, bazama ukumlapha kodwa kwanhlanga zimuka nomoya. |
Uthe wabona ukuthi basebenzisa izigidi ngenxa yezindleko zohlelo ngesikhathi sekufika abaphenyi bekhomishini kuye. |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.