input
stringlengths
1
130k
Uthe uyathemba ukuthi intsha kukhona isifundo ezosithola kule video.
Uthe uyathemba ukuthi izibhedlela zizokwazi ukumelana nanoma yikuphi okuzoqhamuka emuva kokuxegiswa kwemithetho.
Uthe uyathemba ukuthi ukubonakala kulo mdlalo kuzomvulela ithuba nakweminye imidlalo.
Uthe uyathemba ukuthi umhlonyane uzokhanyisa nezindlela zakhe nasebhizinisini.
Uthe uyathemba ukuthi umphakathi wasoPhongolo uzoyibona imeya yawo ukuthi ungumuntu onjani.
Uthe uyathemba ukuthi uzobuya nokuningi njengoba ekhethwe emacikweni akuleli wathi ulwazi azoluthola luzomsiza emculweni.
Uthe uyathemba uNdunankulu waseGauteng uMnuz David Makhura uyayiphendula imibuzo yabantu uma ekhankasa ezindaweni ezihlukene.
Uthe uyathembela ezinkantolo zaseNingizimu Afrika, noma abantu bangakwakhela uzungu kodwa ngeke bakwazi ukukokotela icala.
Uthe uyavuma ukuthi impahla yakhe akuyona eyokuthengwa yiwona wonke umuntu kuleli, kodwa ukuhamba kwesikhathi uyazi wonke umuntu uyogcina ebonile ukuthi kungani ibiza.
Uthe uyavuma ukuthi ubengasifakile njengoba besisesikhwameni futhi uyazi ukuthi kuyiphutha elikhulu.
Uthe uyawasola namaphoyisa ngokuzithela ngabandayo ngalolu daba. Uthe aqale avula elokuthi * -Andile ulahlekile kwadlula olunye usuku ngaphambi kokuthi umseshi athi akuvulwe elokuthumba nelokushaya kodwa nalo akukho okwenziwayo ngalo.
Uthe uyaweseka umsebenzi woKlebe abamatasa bebopha abasolwa ngenkohlakalo.
Uthe uyawuhlonipha umthetho njengoba ezinikele emaphoyiseni uma ecelwa futhi uzolandela zonke izinhlelo zenkantolo.
Uthe uyaxolisa kubantu abazophatheka kabi ngokuthatha lesi sinqumo kodwa akekho esimeni esikahle sempilo.
Uthe uyaxolisa nakulabo agcina engasakhulumisani kahle nabo kuwona lowo mbhalo wathi "ngifunde lukhulu ngalesi sigameko nangezingozi ezingadalwa amazwi abhalwa ezinkundleni zokuxhumana".
Uthe uyayifunda imibono yabantu kanti abanye baphawula kahle bamsize ngokuthi angalithuthukisa kanjani icebo lakhe lebhizinisi ngoba umqombothi usuke wenzelwe umcimbi wesintu.
Uthe uyayisaba into ezokwenzeka ezweni uma kuphela izinsuku ezintathu uZuma engakhishwe ejele.
“Uthe uyazama ukuyigwema, kwasho ukuthi umgwaqo uyashelela ngenxa yokuthi izulu belina. Iphaphalazile imoto, yagingqika amahlandla amathathu yaze yagcina seyimphonse ngaphandle. Ukube ubengalifasile ibhande futhi engekho ama-airbag, ngabe kukhulunywa okunye,” kusho uNkululeko.
Uthe uyazama ukwedlulisa kodwa kubuye kwale kubuye njengoba kunjalo, inhliziyo yakhe iqale phansi ibalise.
Uthe uyazazi izinkinga ezibhekene nomasipala, wathembisa ukuthi uzozisukumela.
Uthe uyazibhalela umculo wakhe futhi kungekudala uzokhipha ingoma neMalumz on Decks. Ngemuva kwalokho uzodedela eyakhe yokuqala.
Uthe uyazibophezela ukuthi uzobhala incwadi ehambisana nobufakazi besikhalo ajijimeze ngayo isigungu esiphezulu seqembu namuhla ukuze siphenye ngesikhalo. Ngesikhathi ekhuluma ngokukhulu ukuzethemba uNgcobo ubebuye ananelwe yizithunywa zihhomuzela ngemibono ehlukene, ezinye zibabaza ubudoda bakhe nesibindi ngesikhathi ezinye zimchitha zithi udunga ingqungquthela.
Uthe uyazibuza uyaziphendula ukuthi kungani iSafa ithulile yangamphendula uBaxter kwabekusho.
Uthe uyazifela ngebhodwe, uphekela umndeni wakhe noma yini ayithandile ngalelo langa.
Uthe uyazifela ngeKaizer Chiefs nomculo ohlukene wakuleli.
Uthe uyazifela ngoKhozi FM okuwumsakazo akhule ewulalela.
Uthe uyazifela ngomculo kaSjava, Thandiswa Mazwai, Zakwe noDuncan okungabaculi abaxoxa izindaba ezihlukene ngezingoma zabo nokuyinto ayithakaselayo engomeni.
Uthe uyazifela ngoZalo neSibaya njengoba ngezinye izinsuku ake adideke ukuthi abukeleni njengoba lezi zinhlelo zidlala ngesikhathi esisodwa.
Uthe uyazigulela, umzimba wakhe uwukhandle kakhulu elungiselela i #FillUpMosesMabhidaStadium ngoMgqibelo.
Uthe uyazi kunzima ukuba yimeya yesifazane wathi kodwa ngokubambisana kuningi abesifazane abangakwenza.
Uthe uyazi lapho eqashwe khona ngakho akasukume aqonde khona.
Uthe uyazi nokuthi incwadi yefa yayikubameli kodwa yasuswa ngoba kudukiswa umkhondo.
Uthe uyaziqhenya kakhulu ngabakuzuzile ngenkathi besabambisene bonke njengamalunga alo ngenkathi kusaphila noJabulani.
Uthe uyaziqhenya kakhulu ngokungena emkhakheni wezinkondlo okuyiwona ombeke lapho ekhona manje.
Uthe uyaziqhenya ngokufinyelela kulesi sigaba somncintiswano ngoba usebenze ngokuzikhandla.
Uthe uyaziqhenya ngokuphinde afake i-Al Ahly emdlalweni wamanqamu we-Caf Champions League emva kokusithatha lesi sicoco ngesizini edlule.
Uthe uyaziqhenya ngokusiza iqembu lesizwe kodwa akafuni ukuqhakanjiswa ngoba usebenzisana nozakwabo.
Uthe uyazisola kakhulu ngokubeka uyise isandla, wathi siphunyukiswe ukuthi uyise uvele wamnqaka ngesibhakela. Uthe bazoxoxa noyise bakhumelane umlotha.
Uthe uyazisola ngesenzo sakhe futhi uzosiza uMbuso ukuze ubophe abanye abathinteka ecaleni.
Uthe uyazisola ngokuningi okwenzeka ngalolu suku ngokunjalo nasebudlelwaneni babo.
Uthe uyazithanda kakhulu izindawo azilingisayo ngoba zihlukile kodwa ucishe afane nomlingiswa amdlala kuZalo ngoba naye uyathanda ukukhuluma izinto.
Uthe uyazi ukuthi abalandeli bayazibuza ukuthi kungani elokhu eshintsha isikimu noma engadlalisi abadlali ezindaweni zabo?
Uthe uyazi ukuthi abantu abamnyama basebenza ezindlini zamaNdiya eChatsworth.
Uthe uyazi ukuthi abantu abaningi bajahe ukuthi isimo sibuyele kwesijwayelekile kodwa lokhu kuzokwenzeka uma igciwane lingasasabalali kakhulu.
Uthe uyazi ukuthi abathole izindodo bazoqala unyaka ka-2020 benomfutho ngenxa yezindondo.
Uthe uyazi ukuthi amazwe amaningi asezilungiselela ukuqala asebenze ukuze umnotho ungafadabali wathi uma engakwenza lokho ngokuphuthuma angalandeli imigomo ebekwe yile nhlangano angazithola ebuyele esigabeni sokuthi kumiswe ukusebenza kwezinto eziningi ukuze kunqandwe ukusabalala kwegciwane,” kusho yena.
Uthe uyazi ukuthi bekunezinkulumo ezithi uNdobe benoMagaqa bebengezwani kodwa egameni lokubahlonipha njengoba bengasekho nje makube nobumbano.
Uthe uyazi ukuthi i-Afrika ingazenzela izimpahla zayo ngaphansi kohlelo olugqugquzela ezohwebo olubizwa nge-African Continental Free Trade Area.
Uthe uyazi ukuthi iDA igxeka uhlelo ithi luyabiza kanti iNingizimu Afrika, yangena kulo ngoba idinga ukuthi kube nodokotela abathe xaxa abaqeqeshwayo ngoba izikhungo zakuleli azikwazi ukwamukela isibalo esikhulu.
Uthe uyazi ukuthi imininingwane anayo ayinalo ucwaningo olwenziwe ngayo kodwa wathi lena yinto ekhona nabayibonayo.
Uthe uyazi ukuthi ingane yakhe inukubeziwe ngokocansi futhi ngeke asonge izandla kodwa kuzofanele aphenyisise kahle ukuze kuvele iqiniso.
Uthe uyazi ukuthi izinkampani nabantu bazama ukubuyela esimeni esijwayelekile nemisebenzi iyaqhubeka kodwa kumele singakhohlwa ukubaluleka kokuvikela imvelo.
Uthe uyazi ukuthi kohulumeni basekhaya yilapho i-ANC ingenzi kahle khona wathi nenkohlakalo idla lubi kodwa wathembisa ukuthi izinto zizojika.
Uthe uyazi ukuthi kukhona abaqhuba umkhankaso wokuthi akhishwe esikhundleni.
Uthe uyazi ukuthi kukhona abese bebangabaza ngenxa yokuhlulwa yiBaroka nePirates emidlalweni edlule.
Uthe uyazi ukuthi kuleli bandla isithembu sivumelekile emadodeni kodwa kuthiwa indoda mayivunyelwe ngunkosikazi wokuqala ukuba isithathe.
Uthe uyazi ukuthi kunabantu abazomehlulela ngohlelo kodwa ucela bazinikeze isikhathi bamlalele.
Uthe uyazi ukuthi kunentsha engagcina isigxila ezinkundleni zokuxhumana engabe ifuna imisebenzi uma i-data ingase ibe mahhala.
Uthe uyazi ukuthi kungani omaskanda bengafuni ukwesekana.
Uthe uyazi ukuthi le ncwadi yakhe izodala udweshu lwangaphakathi.
Uthe uyazi ukuthi lesi simo asibhekene naye yedwa ngoba ubonile naseNkandla nakwezinye izindawo lapho abenqamula kuzo ukuthi izinkomo zibulawa yindlala ngenxa yokuswela amanzi.
Uthe uyazi ukuthi lolu hlelo lwesithembu livulelekile futhi nabantu kumele baphawule ngalo.
Uthe uyazi ukuthi omaskanda abayithandayo inqubekela phambili kulo mculo bazomeseka.
Uthe uyazi ukuthi uma ephikelela ngokudla kahle, uzogcina efikile kulesi sisindo afisa ukuba yiso.
Uthe uyazi ukuthi ziwu-775 izikole esezike zavalwa emuva kokuthi kube nothisha noma abafundi abaneCoronavirus selokhu kuvulwe izikole kufunda uGrade7 noGrade 12.
Uthe uyazwelana nalabo okuthikamezeke izimpilo zabo ngokudliwa kwezimali zeVBS Mutual Bank.
Uthe uye egumbini ayobhalela kulona esephoxekile futhi esedidekile ukuthi ushaywelani.
Uthe uye kobheka enkulisa, bamchazela ukuthi unyamalale ngabo-2 futhi sebembheke yonke indawo nasethoyilethi abamboni.
Uthe uye kulawa mahhovisi esetsheliwe ukuthi kumele akhulume nobani.
Uthe uyena owaqoka le khomishini futhi uNugent akenzanga aqashelwe kona kodwa uphambene nemigomo ayebekelwe yona.
Uthe uyena owasungula uphenyo ukuze kuvele ukuthi ikhona yini imali eyalahlekela inkampani nokuthi yaya kuphi ukuze kuthi uma kukhona oyidlile ashushiswe yinkantolo.
Uthe uYengeni ubuze ukuthi kungani umengameli nabanye abasezikhundleni bengasuli ngoba bethinteka ezintweni ezithize, ubengasho ukuthi akasule kodwa ubephakamisa umbuzo.
Uthe uyenzile enye yasemisakazweni engalibeki ngesihloko igama elithi Indovozi. Uveze nokuthi kade eyiqophela i-video ezoqala ukubonakala emasontweni amabili ezayo.
Uthe, uyesaba ukuthi uma ehlangana nalo wesilisa omshayile uzomhlasela futhi.
Uthe uyethemba nokuthi ifemu ethintekayo izosizana nabo kule nkinga. Uveze ukuthi ngenxa yokuthi imfuyo ayisakwazi ukuphuza emfuleni, abenhlangano iGift of the Givers bafikile ukuzonikela ngamanzi emphakathini.
Uthe uyethemba ukuthi bazosebenzisana neNgonyama Trust ukuqinisekisa ukuthi umhlaba ubuyiselwa kubantu boHlanga kuleli.
Uthe uyethemba ukuthi * -Eymael uzobhodla maduze. Ababone lo mqeqeshi ngesikhathi ephuma enkundleni bathe ubungeke umngene ngisho kuthiwa ubuthanda indlela abecasuke ngayo.
Uthe uyifisela ukuthi ikhule le mboni yakwaLG ukuze nabasebenzi bayo bavune izithelo ezinhle.
Uthe uyikhathalele imfundo nokuyingakho yena nethimba lakhe lasekuseni behambela izikole beyogqugquzela abafundi ukuze bazimisele.
Uthe uyilandele waze wafika endlini yesoka elisha lakhe (uMshoza). “Ngivele ngaqonda endlini njengoba nemoto yami engamnika yona ibingaphandle, umnyango uvulwe wuyena kwacaca ukuthi uyathuka wangitshela ukuthi uze kumngani wakhe. Ngimtshelile ukuthi kade ngazi ngaleli soka lakhe ngibe sengicela izikhiye zemoto yami neselula engamthengela yona,” kuchaza yena.
Uthe uyile emndenini ukuyobhonga emswaneni wazibophezela ngokuthi uzowulekelela ngezindleko zomngcwabo.
Uthe uyile esangweni ethi uyobuza ukuthi bashayelwani ngoba baqashiwe ukuzosebenza.
Uthe uyile esikoleni eyobuza uthishanhloko ngalento ayenzile kodwa wathi izingane azibukeki zihlanzekile uma zinesihluthu.
Uthe uyile kokuzwa kwababonayo bamtshela ukuthi kube yini imbangela.
Uthe uyilinde ngabomvu iGeography wathi isifundo asisabayo yiLife Science.
Uthe uyilungu eligcwele leBLF, uzimisele ngokusebenzela abantu baseNingizimu Afrika.
Uthe uyilungu lenhlangano iLandless People Movement, uthe sekuyisikhathi sokuthi kube khona izenzo ezicacile ngoba osopolitiki sebedlale ngabo kakhulu, wathi bafike babathembise, bajike bangenzi lutho.
Uthe uyinhlalisuthi yaseThempelini iVunizitha eMandeni ngaphansi komfundisi uMathonsi, okungelohlangothi lwaseBuhleni. “Ngizobe ngikhonza khona nje ngaleli Sabatha.”
Uthe uyisemkhului odlule emhlabeni eseGoli esigabeni esaziwa ngeTheatre Week, wamthengela upiyano akade ewusebenzisa uma ecula emicimbini ngakubo.
Uthe uyise ubehlala yedwa, izingane zakhe ezinhlanu zihanjiswe amatoho ekhaya.
Uthe uyise ubeke isisekelo esiqinile azosebenzela phezu kwaso futhi uyayazi ingcindezi azobhekana nayo.
Uthe uyise ubenamanxeba amaningi okudutshulwa. Bamphuthumise esibhedlela wafike waphelela khona.
Uthe uyise ubenesifo sokuwa, basola ukuthi samvuka ngesikhathi eshisa imfucuza, wawela emlilweni.
Uthe uyise ubezothatha umhlalaphansi ngenyanga ezayo okuyinyanga yakhe yokuzalwa.
Uthe uyise uvamisile ukunikeza umfowabo uR200 njalo uma eholile nakulokhu uthe uyise ubesemnikezile umfowabo le mali.
Uthe uyise waqala ukuzibhalisela iziqu ngo-2002 abuye ayeke phakathi, yingakho ebejabule kangaka. Uveze ukuthi emigubheni uyise ubememe abantu akade abagcina, wahlanganisa zonke izihlobo. Okwenza umndeni ube nokuthula ngokushona kwakhe, ukuthi konke okwenzekile kuyizinkomba zokuthi bese kufike isikhathi. Uthe ubona sengathi imigubho bekuyindlela yokuvalelisa nokubonga kwabasondelene naye.
Uthe uyise wayengathandi ukuya esibhedlela kodwa wamhambisa ngenkani ngoba ebona ukuthi uzonqotshwa yiCovid-19 uma bengasukumi.
Uthe uyise wengane yentombi ubeseke wafika eyobheka indodana yakhe angayificanga ekhaya ehamba nabangani bakhe.
Uthe uyofunda eNyuvesi iWits iziqu ze-Actuarial Sciences.
Uthe uyohlala emthanda uMchunu ngoba uyindoda enothando lweqiniso futhi eqotho.