input
stringlengths 1
130k
⌀ |
---|
Uthe uwuthanda kakhulu umsakazo njengoba esebenza esiteshini somsakazo esizinze eGoli, i-5Fm. |
Uthe uwutholile umbiko ngesimo saleli gciwane ezweni, wathi uzomemezela ngesonto elizayo ukuthi yikuphi okuzokwenzeka ezweni. |
Uthe uxhaso aluthole kubantu nakwinkosikazi yakhe lusho lukhulu. Wake washiya umsebenzi kwaphoqa ukuthi adayise imoto wabuyela ekuhambeni ngamatekisi. |
Uthe uxhaso asebelukhiphile luhlenge imisebenzi ewu-12 086 lwaxhasa osomabhizinisi abancane abawu-755 asebephasile. |
Uthe uxhaso lwabo luyabasiza osomabhizinisi ngoba bayakwazi ukuzikhangisa ezitolo eziningi balandele nemithetho okufanele ilandelwe uma uzodayisa impahla yakho ezitolo ezinkulu. |
Uthe uxhaso lwesibonelelo sikahulumeni ezinganeni, kwabangasebenzi, nempesheni yabadala okwafaka uchatha ngalesi sikhathi seCorona lufike kuR30 billion. |
Uthe uxhaso lwezitshudeni luncike ekutheni lowo olufunayo uyahlangabezana nayo yonke imibandela ebekiwe. |
Uthe uXolisile uphinde wafaka kwi-status seWhatsApp izithombe zamateku amasha awathengelwe wumfundisi. |
Uthe uxoxa nezitolo eziwu-12 ezifuna ukudayisa imikhiqizo yakhe. |
Uthe uxoxa noNgqongqoshe wezokuXhumana nobuChwepheshe, uNkk Stella Ndabeni-Abrahams ukuze kwandiswe uhlelo lokufunda online. |
Uthe uyababona bonke labantu abamthumelela ama-video bemkhuza ngokwenza lolu hlelo. |
Uthe uyabahlonipha abantu baseMsunduzi, wengeza ngokuthi uzimisele ngokubasebenzela ngokwethembeka. |
Uthe uyabona futhi ukuthi uMTV uphinde wakhetha yena ukuthi enze lolu hlelo oluzokhombisa ababukeli impilo yakhe. |
Uthe uyabonakala umsebenzi kusukela lisunguliwe leli thimba ngoJulayi nyakenye njengoba selibophe abasolwa abangu-161. |
Uthe uyabona ukuthi uKini akasitholanga isikhathi sokudlala esemncane yingakho edlalela kuyena. |
Uthe uyabonga kakhulu ngokuthola ukwesekwa ngabesifazane emva kokuvela kwalesi siqephukodwa angeke akwazi ukuyosebenza manje ngenxa yokuthi uzithwele. |
Uthe uyabonga kuwona wonke umuntu omkhombise uthando kusuka kubalandeli bakhe ababehamba naye ohlelweni kuze kufike la akhipha khona i-albhamu. |
Uthe uyabonga ngokwesekwa ngabantu nokuthanda indawo ayilingisayo. |
Uthe uyabuya uLebogang Manyama ophuma esigwebeni samakhadi noSiphelele Ntshangase obelimele. |
Uthe uyachichima yinjabulo ngokuthi uzoba wumdidiyeli nomethuli wohlelo. |
Uthe uyadabuka ngoba uyezwa ukuthi usumningi umsebenzi owenziwe ukulungiselela lolu hlelo ozogcina usuyize ngoba akulandelwanga imigomo efanele. |
Uthe uyafisa kusungulwe ososeshini abazosiza abadayisi basemgwaqweni ukuze bathenge impahla ngemali encane. |
Uthe uyafisa kwehle intukuthelo kwabanye ayecula nabo ukuze konke kuhambe kahle. |
Uthe uyafisa ukubona izinhlelo ezifana nalolu zikhula njengoba zingakhiqiza abantu abanamakhono ahlukene uma nje besebenzisana nabantu abanolwazi. |
Uthe uyafisa ukungena emcintiswaneni omkhulu emhlabeni amaGrammy Awards. |
Uthe uyafisa ukuthi amaloli ahlolisiswe kahle ukuthi asesimeni esikahle ngaphambi kokuthi angene emgwaqweni. |
Uthe uyafisa ukuthi iBig Nuz ibuye isebenze ndawonye, wathi okuhle wukuthi zikhona izingxoxo ezikhona phakathi kwabo noDJ Tira noMampintsha. “Ngiyambonga uNkulunkulu ngokuthi angiphe umqondo webhizinisi. Ngikhuluma nawe nje ngine-studio esiseqophelweni eliphezulu, ngiyazi abantu abaningi bayaye bazibuze ukuthi ngimatasa ngani uma bengangiboni,”’ kusho uDanger. |
Uthe uyafisa ukuthi izingane zakhe zifane noyise omkhombise uthando. |
Uthe uyafisa ukuthi izinkonzo zemingcwabo zihlanganiswe ngoba abaningi abangandawonye, bese bengcwatshwa ngokuhlukana. |
Uthe uyafisa ukuthi kube khona izinyathelo ezithathwa ngabomthetho ukuze umndeni ududuzeke njengoba ulahlekelwe yimphefumulo yamalungu amabili kulesi sigameko. |
Uthe uyafisa ukuthi lezi ziboshwa uma ziphuma zisebenzisane nomnyango ukuze kugqugquzeleke nabanye abazithola sebengaphakathi emajele nabo bafunde. |
Uthe uyafisa umthetho usheshise ukugweba uMbongwa angaphathiswa okomuntu onamalungelo ebe enze isihluku esisabekayo kubantu. |
Uthe uyahambisana nombono wokuthi uhulumeni aqhubeke nokuholela abangasebenzi lesi sibonelelo. |
Uthe uyajabula ngokusakazwa kwawo ngoba kukhombisa ukuthi ayakhula. |
Uthe uyajabula ngokuthi abaculi bazokwazi ukuzwa ukuthi izingoma zabo zivotelwe kanjani kodwa udaba aluphelile ngoba usazoqhubeka nalo enkantolo. |
Uthe uyajabula ngokuthi wafunda ngoba usebenzisa imfundo yakhe ukuziphilisa uma engaculi. |
Uthe uyajabula ukuthi bakhona abantu ababoshwayo ngamacala okubulawa kosopolitiki. |
Uthe uyajabula ukuthi umholi ohlonishwayo we-ANC, uMnuz Meshack Radebe ukhona emcimbini wakhe. |
Uthe uyajabula ukuthi zehlile izigameko zokubanjwa kwezimoto zemali kwazise ngo-2017 beziwu 376 kodwa ngonyaka odlule kubikwe eziwu-292. |
Uthe uyajabula uma ebona abantu begijima noma bezivocavoca ngezinye izindlela ukuze baphile isikhathi eside. |
Uthe uyakholelwa endaweni yangakubo yingakho eyiqhakambisa ngezobuciko futhi efukula nabanye abafuna ukuchuma kulo mkhakha. |
Uthe uyakholwa wukuthi i-ANC kufanele ilinde ukuthi icala lihamba kanjani bese ithatha izinyathelo hhayi ukuthi ijahe. |
Uthe uyakholwa wukuthi indlela abathethise ngayo abadlali bakhe, bededela amaphuzu kodlule izobenza bafike kowangoMgqibelo bemazonzwane. |
“Uthe uyakhuluma wavele wahluleka kwaze kwasiza ukuthi adlale izingoma zilandelane. Uthe uyaphinda uyakhuluma, wavele washwashwatha, kwacaca ukuthi akusakhulumeki kahle,” kusho umthombo. |
Uthe uyakhumbula etshela umyeni wakhe: “Ngangingazi ukuthi ngizifaka entweni enjani ngesikhathi ngithatha umsebenzi eSAA.” |
Uthe uyakuchitha ukuthi ukubekwa kukaZuma la macala kwakunenhlese yepolitiki. |
Uthe uyakugquguzela ukuvota kwabasebasha ngoba iyona ndlela abazwakalisa ngayo iziwi labo. |
Uthe uyakujabulela ukubizwa kukaPercy Tau kuBafana Bafana. |
Uthe uyakukhuthaza ukuthi abantu baqale izinto zabo ukuze bangalindi ukukhangeza ukuze baziphilise. |
Uthe uyakulawula ukugula kwakhe futhi umsebenzi wakhe ubewenza kahle. |
Uthe uyakuqonda okushiwo abanikazi bamatekisi ngoba umshayeli kumele afake uphethroli njalo ngosuku aphinde abeke imali ayisebenzile. |
Uthe uyakuqonda ukuthi abantu abaningi bancamela ukuhola ezitolo ngoba basuke befuna nokwenza igilosa, wabacela ukuthi nakhona balalele okushiwoyo bahlukane kolayini futhi bawashe izandla ngamasanitizer abathelelwa wona. |
Uthe uyakuqonda ukuthi abantu bayasaba uma kuthiwa kukhona abazobahlolela emakhaya kube kunowesifazane osekhulile oye wadlwengulwa wase ebulawa ngabantu akade bezibiza ngamasosha. |
Uthe uyakuqonda ukuthi abantu ngeke bamthande bonke engemali kodwa uvalo unalo. |
Uthe uyakuqonda ukuthi abesifazane bayakuthanda ukusiza imindeni yabo nezihlobo kodwa lokhu akufanele kubafake ezikweletini. |
Uthe uyakuqonda ukuthi kufanele benze kangcono kunalokhu abakwenzile kule sizini ngoba uma bengakwenzi lokho, kuyobe bahlulekile. |
Uthe uyakuqonda ukuthi kuphazamiseke umnotho, ezokuvakasha kuleli. |
Uthe uyakuqonda ukuthi lokhu kudalwa yini. “Siyizelamani ebezihlezi zihamba noma zihlala ndawonye. Kusukela kwakudala bengisebenza ngaphansi kukaKelly. Kunesikhathi la bengimdansela khona, ngimcwala, ngibheke ezomswenko ngiphinde ngicule naye,” usho kanje. |
Uthe uyakuqonda ukuthi ukubhekana neBaroka kuzobe kungelula ngoba nayo idinga amaphuzu aphelele ukuze iqhelelane nokuya ehlathini. |
Uthe uyakuqonda ukuthi uma uphethe uhlezi uzobhekana nezivunguvungu. |
Uthe uyakuqonda ukuthi wumncintiswano futhi ngeke uhlale unqoba. |
Uthe uyakuqonda ukuthi yinkulu ingcindezi kubasebenzi basezinkantolo, ikakhulukazi ezingotolika okumele zisondelane neziboshwa uma zizitolikela. |
Uthe uyakuthanda kakhulu ukupheka, kwesinye isikhathi uyalishaya ibhodwe uma esekhaya. |
Uthe uyakuthanda ukusakaza ngoba iyona ndlela abona efinyelela ngayo kubantu abasha. |
Uthe uyakuzonda ukupheka nomculo akuyona into ayithokozelayo. |
Uthe uyakwamukela nokuthi zizokwanda izinyanga ezizoholwa abasuke bephelelwe ngumsebenzi. |
Uthe uyakwazi ukubona ukuthi ungene ngasikhathi sini online futhi zingaki izibalo azenzile. |
Uthe uyakweshwama okokuthi leli bandla alisekho eFaith Mission futhi seliqanjwe kabusha. |
Uthe uyalelwe ukuthi avule icala, eposini watshelwa ukuthi bazolivala ikhadi ukuze ingabe isakwazi ukukhwabaniseka imali ngomholo olandelayo. |
Uthe uyalelwe ukuthi benze okuthile ukuqeda isihlava sokubulawa kwamaphoyisa. |
Uthe uyalibona iphutha lakhe lokuphuza isiphuzo somuntu angamazi kodwa yena ubezama ukukhombisa ubuntu ngokuphuzisana nomlandeli. |
Uthe uyalubonga uthando abantu bakuleli abalukhombise kule albhamu njengoba yenza kahle kakhulu. |
Uthe uyaluthanda uthando futhi ikhonsathi enjengalena izosiza abantu bavuselele uthando lwabo. |
Uthe uyamangala ukuzwa ukuthi oKlebe bayamphenya ngoba abakaze bamthinte. |
Uthe uyamazi owesilisa kodwa akacacisanga ngobudlelwane babo. |
Uthe uyamazi uGordhan njengomuntu owusebenzele umphakathi njengoba enamava, wathi wamfaka esikhundleni esidinga ukuthi asebenze ngokuzimisela. |
Uthe uyamhlonipha kakhulu uSolomom ngemuva kokuqopha ifilimu futhi imigubho kaJuni 16 kuleli kumele iqhubeke ihlonishwe. |
Uthe uyamkhumbula kakhulu umyeni wakhe, futhi uyambongela ngempumelelo yakhe. |
Uthe uyamzwela uNtshangase ngoba kumfanele ukudlalela iBafana. |
Uthe uyaphikisana nokuthi lokhu kungagqugquzela ukwesaba nokucwasa leyo ndawo ngoba inhloso kusuke kuyikhona ukuthi abantu bangazitholi sebeba wuvanzi kuzona. |
Uthe uyaqhubeka nokuhlukumezeka ngoba uMkhize umbona cishe zonke izinsuku ehhovisi asebenza kulo kodwa uvele enze sengathi akwenzekanga lutho. “Umdlwenguli ocashe ngesikhundla sokuba yindoda ehloniphekile,” kusho umbhalo. |
Uthe uyaqhubeka umsebenzi mayelana nesivuvu sesithathu. |
Uthe uyaqonda ukuthi abalandeli basuke bejabulela ukumbona kodwa wathi ucela ukuthi bamhloniphe naye njengomuntu. |
Uthe uyaqonda ukuthi abantu bayamthanda uGC ngenxa yethalente lakhe kodwa kumele bakhumbule ukuthi baze bamthande kangaka nje, Uzalo olwamethula kubo. |
Uthe uyaqonda ukuthi isihloko esithinta ukufa sibucayi kakhulu, kodwa kubalulekile ukuqinisekisa ukuthi kunendawo eyanele yokubhekana nemingcwabo eminingi uma kufika isikhathi. |
Uthe uyaqonda ukuthi isimemezelo sabo siphazamise abaningi kodwa ngebhadi bebengeke bakwazi ukwenza ngenye indlela. |
Uthe uyaqwasha ebusuku uma ecabanga lesi sikweletu njengoba uMasipala weTheku usumnqumele ukuthi akhokhe, ngale kwalokho uzovalelwa amanzi. |
Uthe uyasola nokuthi ngenkathi esekudingisweni, kunezinto ezingekho azisho ngaye ukuthi uyizona ekubeni kungenjalo. |
Uthe uyasola ukuthi kukhona ababeqola ngomazisi wakhe befuna umasingcwabisane ukuba ubakhokhele. |
Uthe uyasola ukuthi kusetshenziswa izinhlaka zoMbuso ukuthi zibaphenye. |
Uthe uyasola ukuthi le nto yenziwa ngamabomu. |
Uthe uyasola ukuthi ukungena kwezokungcebeleka kuyamlandela njengoba uyise kwakuyisilomo soKhozi FM, uCyril Bongani "Kansas City" Mchunu. |
Uthe uyasola ukuthi yitulo leli elenziwe wumndeni wakhe ngoba ubungayizwa eyokuthi ulobola intombi yasePort Shepstone. |
Uthe uyathanda ukusiza umphakathi njengoba enenhlangano eseZimbabwe nakuleli lapho esiza khona intsha efuna ukungena kwezemidlalo. Uveze ukuthi uqeqesha intsha abuyele naseZimbabwe ukuze babone ukuthi ikhona impumelelo. Lo mdlali osezinze kuleli ukhulume nangencwadi yakhe obekumele iphume ngoJulayi 1, kwabuye kwahlehliswa. Ngesikhathi kuputshuka okunye okubhalwe kule ncwadi ezinkundleni zokuxhumana, abaningi abakuthandanga ukugxeka kwakhe owayengumqeqeshi wamaSpringboks uPeter de Villiers. Uphikile ukuthi ukuhlehliswa kwencwadi kungenxa yalokho. |
Uthe uyathemba abantu bazokujabulela konke azimisele ukukwenza kulo nyaka okuzothinta umculo. |
Uthe uyathemba lokuthi uzogcina esengumlingisi ohlonishwa umhlaba wonke ngenxa yokuthi uyazimisela kunoma yimiphi umsebenzi awenzayo, akukhathaleki ukuthi owokuhlekisa noma owokusakaza. |
Uthe uyathemba lumkhuba uzophela uma sekuphase umthetho ogunyaza ihhovisi lakhe ukuthi libophe labo abaxhaphaza imali kahulumeni. |
Uthe uyathemba ukuthi bahlangene bewumbimbi bazokwazi ukuyinqoba le mpi. |
Uthe uyathemba ukuthi ikhansela elisha lizoqedela ukwakha izindlu ezisele liphuthumise nezinye izinhlelo zentuthuko. |
Uthe uyathemba ukuthi impumelelo yakhe izosula izinyembezi zikanina owakhihla isililo mhlazane egwetshwa, evalelwa ejele. |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.