input
stringlengths 1
130k
⌀ |
---|
Uthe uSlovo wayengahambisani nokucwasa ngokobuhlanga, ngokobuzwe nezinye izinhlobo zokucwasa kodwa wayefuna bonke abantu baseNingizimu Afrika babe nempilo engcono. |
Uthe uSmiso wabuya esehamba noMzolo owangena ephethe isikhwama adonsa kuso isibhamu. |
Uthe usofa ukwazi ukuwuqala phansi uma ikhasimende kade linosofa bendwangu selifuna ukuwushintsha, uyakwazi ukuwushintsha awenze ube yisikhumba. |
Uthe usola abagila lo mkhuba wokubulala abesifazane eMthwalume ukuthi bangabanye abebesebenzisana noTaki ngoba wanqaba ukuveza amagama abantu ayesebenzisana nabo kwaze kwaba uyagwetshwa. “Imindeni kudingeka ithole usizo lokwelulekwa ngokomqondo ngoba lesi yisimo esingelula ukuthi semukeleke kalula.Ngebhadi thina asikwazanga ukulekeleleka ngokwelulekwa komqondo,” usho kanje. Ziyisithupha izidumbu ezitholwe kuleli pulazi eliseMthwalume kanti kunengebhe yokuthi kungenzeka ukuthi kunomalugaju obulala abesifazane. |
Uthe usola abantu abanomona ngempumelelo yabo futhi abebezama ukuphazamisa imisebenzi yeqembu. Uthe kodwa bazoqina isibindi baqhubeke nezinhlelo zokukhipha iCD yabo entsha ngoMashi 29. |
Uthe usola indaba yamabhizinisi nepolitiki ngokuhlaselwa kwakhe. |
Uthe usola sengathi bukhona ubudedengu obenziwa eMshiyeni ngesikhathi ehlinzwa. Uthi bamyisa kwi-ultrasound khona eMshiyeni, kwavela ukuthi isisu sigcwele amanzi nesibindi sakhe siyakhukhumala. |
Uthe usola ubudedengu besitolo sakwaWoolworths ngokuba namatrolly angekho esimeni. Uthe isondo lale trolley eyamlimaza lalingahambi ngendlela, okuyiso isizathu sokuthi igcina iginqikile.. Ngokubona kwakhe, lesi sitolo siyazi ukuthi abantu bayawasebenzisa amatrolley aso ngakho ngokomthetho, kufanele baqinisekise ukuthi asesimeni esifanele. |
Uthe usola ukuthi abasabalalise umbiko ongamanga ngabanomona. |
Uthe usola ukuthi baqonda yena ngoba engumuntu odiliva izinkomo ezidayiswayo. |
Uthe usola ukuthi ikhandlela liwile lokhela ezinye izinto ezikhona endlini. |
Uthe usola ukuthi inkinga ikuwona amaNazaretha aseBuhleni, njengoba engasaboni ngaso linye ewodwa, yingakho esesabalalisa izindaba ezingelona iqiniso ezingabeki kahle uhlangothi lwawo. |
Uthe usola ukuthi isigubhu sikagesi esiqale lo monakalo ngoba isona esibekwe kuleli gumbi okuqale kulo ukusha. |
Uthe usola ukuthi kunezitha anazo ebholeni, ezimbophela amanqina enyathi ngenhloso yokuthi kulambe izingane zakhe. |
Uthe usola ukuthi ngumuntu omzondayo osabalalise isithombe sakhe. |
Uthe usola ukuthi ubefuna imoto kozakwabo abadubulile. “Lona omunye uzakwabo umdubule wase eshayela imoto waya komunye abake baxabana naye, wafike wamdubula.” |
Uthe usola ukuthi uhlaselwa ngoba kukhona abacabanga ukuthi kungenzeka aqokelwe ukuba yimeya yaseHarry Gwala. Uqhube wathi nalokho akazi ukuthi kungenzeka kanjani ngoba yisiFundazwe esinamandla okuqoka umuntu futhi le ndaba ayikakhulunywa. |
Uthe usola ukuthi uNksz Dlamini ulwa isikhwele sokuthi bahlukana noMncube esamthanda. |
Uthe uSolwazi Mosala makamvulele icala bese enikeza uphiko lwabashushisi iNational Prosecuting Authority, imininingwane ngokwenzeka ngoLwesine, uthe abanikeze ne-video yalokhu. |
Uthe uSomlomo omusha, uThabani Nyawose, uzoqhubeka nomhlangano uma isimo sesivuma. |
Uthe usomqulu wabo uzogxila kwezemfundo ezikhungwethwe yinkinga njengamanje, ukhulume ngezempilo ngoba i-IFP iyona eyaqala uhlelo lwemishanguzo ethithibalisa iHIV, ukhulume ngobugebengu, ukusebenzisana kwezinhlanga ezehlukene nokuthi azodalwa kanjani amathuba omsebenzi. |
Uthe usonkontileka ozofaka ugesi uzoqala kuleli sonto. |
Uthe uSphelele akayi esikoleni ngoba ubuthakathaka futhi esezinhlungwini njengoba enezitishi ezingaphezu kuka-14. “Nasesikoleni abakaze bezihluphe ngokuthola ukuthi uqhuba kanjani,” kuqhuba uNksz Ndlovu. |
Uthe usuka eGoli, uyazidonsa ngenxa yeziphithiphithi ezenziwa ngamakhansela abo njengoba nengqungquthela yabo sekuze kwaba nesikhathi ingenzeki ngoba amakhansela abo afuna ukuthi aphathe amaziko. |
Uthe usuke engayele ukuyophuza utshwala ngoba ukube uyafuna ngabe kade abuphuza. |
Uthe usuke kulo msakazo osesikhungweni semfundo futhi ongenzi nzuzo wangena ku-ECR yona eyenza inzuzo bamfaka ezintatha, |
Uthe usuku adlwengulwa ngalo ngo-1988 usalukhumbula njengayizolo. |
Uthe usuku lokuyovela kubo lukhishwe nguye uDumi athe kwamxaka ngoba bebesasanda kuthandana. |
Uthe usuku lwangoLwesihlanu luzoba ngolujabulisayo kubalandeli balolu hlelo njengoba bezobona kulandelwa lezi zintokazi zenza izinto ezehlukene. |
Uthe usuku nesikhathi somngcwabo akukanqunywa. Uthe inkonzo yesikhumbuzo ihlelelwa uLwesibili oluzayo. |
Uthe usuku nosuku bayakhuluma noNgqongqoshe wezoBulungiswa uMnuz Ronald Lamola ngaleli cala futhi unethemba lokuthi ikhona inqubekela phambili. ULamola bekumele avele naye izolo kwaMeyiwa kodwa wabuye wabanjwa uhambo. |
Uthe usuku olulodwa kuphazamiseke ukufunda abafundi bayalahlekelwa. |
Uthe usungule iqembu lepolitiki ngoba ebona ukuthi amaqembu epolitiki akhona awabasizi abantu. |
Uthe usungule ithimba elizobheka ukuthi kungani umphakathi ukholwa wukuthi amaphoyisa ehluleka ukwenza umsebenzi wawo ngoJulayi, ngesikhathi sezibhelu zokutatshwa kwempahla, nokushiswa kwezitolo namafemu KwaZulu-Natal, naseGauteng. |
Uthe usuwandile umkhuba walabo abazibiza ngosomabhizinisi wokufuna ngodli izinto. |
Uthe uswele amazwi okubonga abeLadies House njengoba yena nomndeni wakhe bese behlale endlini yodaka kusukela ngo-1993. |
Uthe uthanda ukuba nomyalezo awubhekise ngqo kubona bonke abefundisi abangaphansi kweDayosisi yaseNatal. |
Uthe uthanda ukudla kwesintu njengobhomtshisi nesitambu. |
Uthe uthandazela ukuthi baqhubeke nomgqigqo abawutshengisile koweTshakhuma. |
Uthe uthando analo ngabalandeli bakhe ngeke lufaniswe nolwamuntu futhi ngeke alukhohlwe. |
Uthe uthando lokunakelela abanye abantu walufundiswa unina owayedayisa ezitaladini owakhulisa izingane eziyisishiyagalolunye ezazihlala ezitaladini ezinakekela ngokudla enza neziqiniseko sokuthi ziyakwazi ukuya ezikoleni. |
Uthe uthando lokungena ebhizinisini ube nalo ngesikhathi enza izifundo zeMasters of Business Administration (MBA) e-UKZN ngo-2017, ayiphothule ngo-2019. |
Uthe uthando lokusakaza lwaqala kade elalele Ukhozi ngaleso sikhathi lusabizwa ngeRadio Zulu. |
Uthe uthando lomsebenzi wakhe yilo olumgqugquzelayo. |
Uthe uThandoluhle (34) wabulawa esezothuthela emzini wakhe ayeseqedile ukuwakha eduze kwakubo. |
Uthe uthando lwabo beluqinile kukuhle kukubi selokhu bahlangana. |
Uthe uthando lwakhe lokulalela ngokucophelela abantu uma bekhuluma lenza wangena khaxa ekubeni umethuli omusha wohlelo lwakwiBET Africa isizini yesibili, iThe Big Secret. |
Uthe uthando lwazo luqale ukukhula ngenkathi esephakathi nazo ngonyaka wakhe wokuqala. |
Uthe uthando nokwesekwa akuthola kubalandeli bakhe yikho okumnikeza amanadla ngalesi sikhathi "esinzima". |
Uthe uthando nokwethembana iyona nto abahlele ukuyibeka phambili futhi abasafuni ukuphawula ngezindaba zothando lwabo kwabezindaba. |
Uthe uthando olukhonjiswa ngabantu ngengoma yakhe entsha yilo oluzokwenza ukuthi akhiphe i-albhamu ephelele ngoba izingoma unazo. |
Uthe uthathe isinqumo emva kokuthi enze ucwaningo ngemvelaphi yakhe. Ucwaningo ulwenze emva kokuthi ethathe isinyathelo sokubhala incwadi ngempilo yakhe, kusukela esasabenza eyintatheli nokubheka nje emuva ngempilo yakhe. |
Uthe uthathe isinqumo sokuthi ayohlala eGoli ngoba ededela abantu bakubo kaMercutio. Uthe uze watshelwa abangani bakhe ukuthi indoda yakhe imenze impatha ngoba isihlala noGC futhi sebejwayele ukubonakala benza amaphathi ndawonye. Uthe uzamile ukuxhumana nayo kodwa yangabe isamvumela nhlobo ukuthi eze eflethini. Uqhube wathi uzamile nokuxhumana noGC kodwa uyamziba njengoba engasazibambi nezingcingo zakhe. |
Uthe uthathe izintambo zokuhola imboni yamatekisi KwaNongoma kuliwa. Uthi wathatha uSputla waya naye kusoseshini wamatekisi oLundi wayoxoxisana nayengaboni ngaso linye nabo kwathelelwana amanzi. |
Uthe uThembelani nguye owavula isicabha kwaqalwa ngaye washonela endaweni yesigameko. Abangani bakhe bashonele endleleni eya esibhedlela. |
Uthe uthishanhloko udedela yena akhulume nabazali, okwenza basabe ngisho esho into abangahambisani nayo ngoba besaba ukwenzakaliswa. |
Uthe uthishanhloko umtshele ukuthi akukho okungakho angakwenza ngoba akukaze kube khona omunye umzali okhala ngokuthi lo mfundi uhlukumeza ingane yakhe. |
Uthe uthishanhloko usenkingeni ngoba abazali babuza kuyena, ekubeni ubengeyona ingxenye yohlelo lwekhempu yabafundi. |
Uthe uthishanhloso ubikelwe ngodaba wathembisa ukuthi uzoluxazulula wagcina engaphumelanga obala ngesinqumo asithathile. |
Uthe uthisha uphenduka abe mubi kubazali kanjalo nasemnyangweni ekubeni usuke engekho ephutheni. |
Uthe uthisha uphume esethukuthele wafuna umfundi ophazamise ukubhala. |
Uthe uthisha usethuthile emqashweni abehlala kuwo, okwenza basole ukuthi usebalekile. |
Uthe uthisha wakhe umtshele ukuthi akabukisise iphepha elimkhomba egumbini okumele ayobhalela kulona. |
Uthe uthisha wayehlose ukuyifihla indaba yokulimala kwengane yakhe ngoba emva kokuyilimaza wayibhalela incwadi yokuthi ayiye emtholampilo yadluliselwa esibhedlela iPrince Mshiyeni Memorial wathi uzoyihambisa yena. Wabuye wathi ayingasho ukuthi ilimele ekhaya nokuthi ilinyazwe nguye. Umzali womfundi uthe ingane yalimala kunguLwesihlanu, ngoMsombuluko uthisha wayiyisa ePrince Mshiyeni Memorial wazenza isihlobo sayo wathi ilimale idlala ibhola. |
Uthe uthokoze kakhulu (ngokuqokelwa esikhundleni). Ngakho izinto kuzodingeka zenziwe ngokukhulu ukushesha ngoba muningi kakhulu umsebenzi osadinga ukwenziwa. Kuzodingeka senze isiqiniseko sokuthi ibhola lase-Africa aligcini nje kuphela ngokwaziwa lapha e-Africa kuphela kodwa nasemhlabeni wonke. |
Uthe utholakale egqoke izimpahla abebemchaze ngazo kubatshuzi abebemfuna emanzini. |
Uthe utholane nomnikazi wemoto esitolo sokudla oThongathi ngesikhathi ephuma emsebenzini. Lo mlisa umcele ucansi wathembisa ukumkhokhela,” kusho uSingh.
Uthe uthola neyomyeni wakhe ongasekho, naye obesebenza kuhulumeni.
Uthe uthole imiyalezo eminingi abalandeli bencoma. Uveze nokuthi uyasazi nesikhalo esikhulu ngokufa kukaMndeni obeyintandokazi. Uvele wahleka ebuzwa ukuthi kuzokwenzeka yini ukuthi lo mlingiswa avuke njengakweminye imidlalo yethelevishini.
Uthe uthole izingcingo eziningi abantu bekhathazekile ngokuthi uyashiya ekubeni besafuna abajabulise ngomculo.
Uthe uthole kubaphenyi bekhomishini ukuthi ukuqophela ngaphandle kwalolu hlelo kwakubiza * -R20 million.
Uthe uthole ngabameli bakhe ukuthi akayona ingxenye yenkampani iMLH ayezitshela ukuthi uyiphethe ngokuhlanganyela noSanele.
Uthe uthole ngoba ingane isibuya ifake ibhandishi ukuthi ilimele nokuthi ilinyazwe nguthisha. Ube eseya esikoleni eyozama ukuxoxa nothisha kodwa esikoleni bafike bamfihla. Uthe ube eselubikela uMnyango wezeMfundo lolu daba wavula necala emaphoyiseni. Ukhale ngokuthi kuze kube yimanje akukho okusenzekile ukujezisa uthisha ngesenzo sakhe esesishiye ingane yakhe ikhubazekile.
Uthe uthole ucingo esemsebenzini etshelwa ngomlilo wafika sekushe yonke into endlini.
Uthe uthole ukuthi abasebenzi abaningi bayazilovela.
Uthe uthole ukuthi lo mdlalo okhiqizwa yiFerguson Films ubufuna umlingisi, wahambela inhlolokhono wawuthola umsebenzi.
Uthe uthole ukuthi u-3% wabantu ababefake imali eVBS ngeke bayithole yonke imali yabo eVBS, lowo 3% uveze ukuthi imali yawo ibalelwa kuR90 million.
Uthe uthole umbiko ngoLwesine emini uthi indodana yakhe nomunye umfana sebeshaywe bashiswa. UNkk Mkhize uthe uphuthume waya kamsolwa wazama ukumbuza ukuthi uyishonisephi indodana yakhe noMagama kodwa wavele wavala isicabha wangamtshela.
Uthe uthole umbiko obumazisa ngosekwenzekile wanquma ukubuya ekhaya ngoba ubekade engekho.
Uthe uthuke woma ngesikhathi indodakazi yakhe encane abeyithume okuthile esitolo esiseduzane ibuya ikhihla esikaNandi ingakuphethe abeyithume khona. eyibuza ukuthi ikhalelani yamtshela ukuthi ihlangane nabafana abebedlala nomufi bathi ayiyobika ukuthi umfowabo ulimele.
Uthe uthumele abasebenzi bakhe ukuthi beyolanda izinto lapho zihlala khona ukuze bezoxhuma.
Uthe uthunjwa nje udadewabo kwakumele ayohlangana naye edolobheni eVryheid.
Uthe, uTinyiko wasizwa yiSAFA ngemali yokukhokhela izifundo zakhe. Nakuba iSAFA ikucacisa ukuthi ayisizi ngemifundaze yemfundo ephakeme, bazibophezele ukusiza iTatyana uma esephumile eHigh School.
Uthe uTNS kwazinto azisebenzisa estudiyo manje zathengwa umngani wakhe amazisa kuye ongusomabhizinisi.
Uthe uTrollip akamphathi-ke yena basuka kude kakhulu, baqhudelana ngokwezikhundla, ngakho bayazana futhi bayahloniphana.
Uthe uTrump nokho ubengakugqizi qakala yena lokho njengoba ephikisana nombono wakhe ezibona eyinkunzi embhedeni.
Uthe uTshatha wenza okungafanele ekhuluma egameni lenhlangano futhi edalula amagama abaculi inhlangano ebahloniphayo.
Uthe utshelwe amaphoyisa ukuthi indodana yakhe yahlela nomngani wayo ukuba abanjwe inkunzi ngoba uphatha imali enkulu efika koR50 000 njalo ngoMsombuluko ekuseni.
Uthe utshelwe ngomunye umfundi ukuthi ngaphambi kokuthi angene ekilasini uNo... (esho igama lakhe), uthe unesicefe akazi ukuthi kungani eze esikoleni ngabe kungcono ukuthi ugingqike nemoto wangafika esikoleni. Ngaphendula ngokuthi akamshaye ngoba ngiyazi ukuthi izingane zibuye ziphume esandleni. Ngangicabanga ukuthi uzomshaya njengomuntu omdala kanti yena uzotshela ezinye izingane ukuthi azimshaye okuyinto esingavumelananga ngayo. Uma isibuya ekhaya ingane yafika ilimele ithi ishaywe izingane zonke ekilasini ngoba kusho uthisha. Ngase ngiya esikoleni ngiyokhuluma nothishomkhulu ngalolu daba ," kuchaza umzali. |
Uthe utshelwe ukuthi bandawonye. UMagwaza uthe ngenxa yalokhu “kungaba kuhle ukuthi ngisule kuleli cala”. |
Uthe utshelwe ukuthi batokiswe nezinye iziboshwa ngoba izitokisi bezigcwele wathi kodwa kuzophenywa njengoba icala lidluliselwe kwabophiko oluphenya ngezenzo zamaphoyisa. Uthe umsolwa odedelwe usazoqhubeka aphenywe kuze kutholakale iqiniso. Izidumbu zikaNksz Zama Chiliza(41), Nosipho (15) noNksz Akhona Gumede (25), Nksz Nelisiwe Dube (23) nesikaNksz Bajabuliwe Duma zatholwa zilahlwe emobeni wakwaGasa khona eMthwalume. Kunesinye esingakahlonzwa okuvele ukuthi umsolwa ozibulele ubesevumile ukuthi uyasazi. |
Uthe utshelwe ukuthi u-Okuhle ubeyolanda izingane zakwabo ezincane ebezisemgwaqweni ngoba bese kuqala ukuhwalala kanti usezohlangabezana nale ngozi. Uveze ukuthi eyodwa idedelwe esibhedlela wathi kukhona ezimbili ezingomakhelwane nazo ezilimalile. |
Uthe utshelwe yinkosi ukuthi kunowesilisa owayelusile wabona okuthile phansi okucwebezelayo njengedayimane wakuthatha. |
Uthe uTshepiso wamdlwengula ephindelela nomzala wakhe, angazi noma usaphila yini. |
Uthe utshwala bese bufakwe emabhokisini sebulungele ukuyodayiswa. Amaphoyisa aphenya icala lokwephulwa komthetho kathaqa elivulelwe abahlala kulo muzi. Bathole imiphongolo egcwele amanzi axutshwe nokokuvubela ugologo. Bekukeliswe nenqwaba yamabhodlela kagologo angenalutho, abelungiselelwe ukunamekwa amaphe anegama lenkampani enkulu ekhiqiza ugologo, ukuze afane notshwala bangempela. |
Uthe utshwala nezikhali akuvumelekile futhi okudliwayo kuzobe kudayiswa ngoweta abazobe behambela izimoto. |
Uthe utshwala ngeke buvalwe ingunaphakade kodwa buzobuye buvulwe uma sekuphele igciwane. |
Uthe utshwala obalethwa yiBosasa babenele ngoba waze wasusa imoto egaraji ukuze buzohlala kahle. Utshwala babulinganiselwa kuR30 000 kuya kuR40 000. UCoetzee uthe wabiza uR41 000, ngalo mcimbi wathi izikhulu zeBosasa okubalwa noMnuz Gavin Watson no-Agrizzi zazikhona. |
Uthe utshwala yibo kakhulu osebuthathe indawo ezinganeni zamantombazane. |
Uthe uvalo lubuye lushabalale uma esezwa umnyakazo esiswini sakhe, emkhumbuzayo ukuthi kunemiphefumulo ayithwele. |
Uthe uvalo lukhona unanokucabanga nangekusasa lakhe yize enza kahle kodwa uba novalo nangemali. |
Uthe uVele ubethukile eqala lo msebenzi kodwa wamcathulisa, wameluleka nokuthi angazami ukuzenza yena. |
Uthe uvele wahlengezela izinyembezi ngesikhathi inkosi uKhanyile ithi izoyigcina ngakuyo inkomo ukuze kuphele ingxabano. |
Uthe uvele waphelelwa ngamandla waziyeka zonke khona lapho ngendlela ahlukumezeke ngayo. |
Uthe uvele wazitshela ukuthi akukho azokwenza kumele ambelethise lo mfundi. |
Uthe uvelile enkantolo ngoLwesihlanu kepha akazi ukuthi icala lihlehliselwe luphi usuku njengoba idokodo lisasenkantolo. |
Uthe uveze imibono yakhe mayelana nesimo sezepolitiki kuleli. |
Uthe uvukile wathola ukuthi indlu iyasha waphuma ngewindi nezingane. “Kushe yonke into ebiphakathi, akukaziwa imbangela yokushiswa kwalo muzi amaphoyisa ayaphenya. Kuphenywa icala lokushisa emaphoyiseni aseXobho,” kusho uCol Mbele. |
Uthe uvule icala eMzinto kwathiwa idokodo lizodluliselwa eThekwini ngoba imali yakhishwa khona. Kushaye isikhathi sokuloba izolo ingatholakalanga imininingwane yokuvulwa kwecala. |
Uthe uvule icala ngoba udadewabo uyaqhubeka nokwenza yonke imisebenzi njengenkosi, okubalwa nokubeka abantu abasikele umhlaba. |
Uthe uvumelana nabeMKMVA ukuthi kule minyaka engu-26 abenzanga kahle. |
Uthe uVusi wayelwenze kahle ucwaningo lwakhe ngoba uye kumculi othandwa ngabantu futhi onabalandeli abaningi. |
Uthe uVusumuzi wayesanda kumthumelela umyalezo ethi umkhumbule. Okwenza badideke wukuthi ziningi izinkulumo ngoba naye umasihlalisane ubatshela ukuthi ubesethandana nowesifazane wokufika. |
Uthe uwakhumbuzile amaphoyisa ukuthi i-EFF yavula elinye icala esiteshini sase- Brooklyn ePitoli, bevulela uGordhan icala lokushushumbisa imali, nenkohlakalo. |
Uthe uwamise wonke amalungu ebhodi elandela isiGaba 12 soMthetho weKwaZuluNatal Nature Conservation Management ka-1997. |
Uthe uwazwile amahlebezi okuthi kuzovalwa umtholampilo kodwa wangakholwa. |
Uthe uwazwile namahlebezi okuthi uNgqongqoshe wezokuBusa ngokuBambisana nezoMdabu eKZN, uNkk Nomusa Dube-Ncube, kunabafuna abe yiMeya yeTheku wathi abantu bazozibuza ukuthi naye ubekhona konakala eThekwini, yini ayenzile ukulungisa isimo? |
Uthe uWelcome uzohamba aye emzini wakhe kodwa okuhlala kuwo udadewabo oseMlaza. |
Uthe uwenza kahle umsebenzi wokugada nowokuba ikhansela akaphazamiseki ndawo. |
Uthe uwiniswe ukudela kwakhe ubuthongo ngesikhathi eqopha i-albhamu yakhe ethi Bad Hair Extention. |
Uthe uwuhlobo oluthi alufane noKnowledge Musona wodumo kwiChiefs kodwa uyakwamukela ukuthi kusafanele asebenze kakhulu ukuze afike ezingeni lalo mgadli osegijima no-Andile Jali kwiKV Oostende yaseBelgium. |
Uthe uwuhloniphile umyalelo womhleli womcimbi wahamba yize egcine engasakwazanga ukudlulisa amazwi okuhlambulula igama lakhe phambi kwabaholi nakubalandeli ebebethamele umcimbi njengoba besekukhulunywe okuningi ngaye kuthiwa unenhliziyo embi, ungudlayedwa futhi uphakeme kakhulu. |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.