input
stringlengths 1
130k
⌀ |
---|
Uthe uqede isikole wayofunda eNyuvesi yaseJohannersburg, wenza izifundo zokukhangisa. |
Uthe uqhamuke nale ndlela yakhe yokugqoka ehlukile ukugqugquzela abantu besifazane ukuthi banakekele imizimba yabo ukuze bezoziqhenya ngayo. |
uthe: "Uqinisile Ayanda, mina ngaxoshwa umamezala wami namadodakazi akhe ngosuku engangcwaba ngalo umyeni wami. Ngikhuluma ngomama okhulekayo, konke lokhu kwenzeke ngenyanga edlule. Thina bantu besifazane siyahlukumezana." |
Uthe uR15 million owokubheka izidingo zokuphathwa kweqembu kuthi uR1 million ube owezinhlelo zomphakathi. |
Uthe uR17 million, bahlele ukuthi bawusebenzisele ukuphakela imfuyo bese kuthi uR3 million, bathenge ngawo imithi yokwelapha imfuyo. |
Uthe uR200 000 owokungenela ukhetho kuzwelonke kuthi ukungenela ukhetho ezifundazweni kube uR 45 000. |
Uthe uR20 billion wale mali uzothunyelwa komasipala ukuqinisekisa ukuthi abantu bayawathola amanzi, ama-sanitizer, ukudla, kanye nezindawo zokuhlala. |
Uthe uR2 million wakhokhwa yiVele Investments ikhokhela inkampani eyayenzele i-ANC umsebenzi othile. |
Uthe uR560 million wumonakalo wamanje abasawucwaningile, wengeza ngokuthi kusengenzeka imali inyuke njengoba besaqhubeka nokuhlola umokakalo. |
Uthe uR95 million yimali yama-boreholes akhona nalawo adinga ukulungiswa futhi umbiko ukhombisa ukuthi akhona. |
Uthe uRadebe ubesebenzisana kahle kakhulu nabantu ngesikhathi esengungqongqoshe eminyangweni ake wayiphatha. |
Uthe uRamaphosa kumele ngabe umthathela izinyathelo uGordhan kodwa unquma ukuthi amvikele aze ahambisane naye enkantolo. |
Uthe uRamaphosa udayise izwe ngengilazi yewayini kanti lowo uMnuz Jacob Zuma wadayisa izwe ngepuleti lesitshulu. |
Uthe uRamaphosa ufuna ukuhlukanisa le nkampani kathathu ngoba efuna kuzuze umndeni wakhe nosibali wakhe ongusomabhizinisi uMnuz Patrice Motsepe. “Indlela ofuna ukuyisebenzisa ukuyihlukanisa i-Eskom kuzoyenza ingasebenzi ngendlela. Ayikho into enomqondo osayichazile ngokuthi lokhu kuzokwenzeka kanjani. Uma uke waqhubeka nje siyi-EFF sizobhikisha ngoba asifuni ithintwe le nkampani.” |
Uthe uRamaphosa ukulungele ukuthula umyalezo wakhe olindelwe yizinkumbi zabalandeli be-ANC. |
Uthe uRamaphosa ungumuntu oyenzayo into asuke eyithembisile njengoba esebuyela kulo mphakathi ayewuvakashele ekuqaleni konyaka wawuthembisa ukuthi uzobuya. |
Uthe uRamaphosa ushintshe ongqongqoshe abadala wabafaka kweminye iminyango. |
Uthe uRamaphosa uzoba yingxenye yalo mcimbi ozoqala ngo-6 ntambama. |
Uthe uRamaphosa uzophekwa ngemibuzo ngezinsolo zenkohlakalo ngesikhathi esayiphini likaMengameli kowayenguMengameli wezwe ngaleso sikhathi uMnuz Jacob Zuma. Uzophinde abuzwe nangenkohlakalo ngesikhathi esewumengameli wezwe. UZondo uthe ezinye izinsuku ezibekelwe uRamaphosa empeleni zibandakanya neqembu elibusayi i-ANC. |
Uthe uRamaphosa waze wazinikelela ngemali yakhe enguR37.2 million. |
Uthe uRawula usulile kwi-EFF emuva kokungangeni ohlwini lwamalungu aya ePhalamende. |
Uthe usabambekile yizinhlungu kodwa yonke into imele yena ekhaya mayelana namalungiselelo omngcwabo. |
Uthe usabela impilo yakhe ngoba kuzoba sengathi nguyena ohlebele amaphoyisa ngempahla ekomakhelwane bakhe. |
Uthe usadidekile kakhulu ngoba okwenzekile kube into enzima. Uthe akasakhumbuli isikhathi okwenzeke ngaso ingozi kodwa basuke sekumnyama emshadweni njengoba kusebusika. |
Uthe usadidekile ngamalungiselelo omngcwabo njengoba engakazi ukuthi uzokwenza kanjani ukuze ifihlelwe kwelakubo eZimbabwe. |
Uthe usadinga ukuxoxisana nabo ngaphambi kokuqinisekisa ukuthi usayingxenye yohlelo noma cha. |
Uthe usafuna ukubona ezakhe zidlala ibhola elingcono kunalokhu okusabonakele. |
Uthe usafuna ukubona ezakhe zidlala ibhola elingcono kunalokhu okusabonakele. “Siyajabula ngomphumela kodwa sisengenza kangcono kakhulu kunalokhu." |
Uthe usafuna ukuqhubeka afunde emkhakheni we-IT kodwa okwamanje usabhalisele ukwenza iTourism eCentral Johannesburg College okuyizifundo azishiya phakathi phambilini. Lokhu kwenziwa ukuthi athole umfundaze emkhakheni weBeauty Therapy unyaka owodwa. Emuva kwalokho wenza izifundo zekhompyutha nezeCall Centre e-Orlando. |
Uthe usafuna ukuzithola ukuthi ungubani ngaphambi kokuthi athathe ezinye izinqumo. |
Uthe usagxile kwi-albhamu yakhe nokwenza imisebenzi eqondene nomculo kanjalo nohlelo lakuSABC1 i-One Mic. Mayelana nokulingisa uthe usazothi ukuhlaba ikhefu okwesikhashana. |
Uthe usajabule ngabanye abadlali uMashiane abanga nabo indawo. |
Uthe usakufanele ukuba ngumqeqeshi kodwa inkinga wukuthi kunabadlali abawu-25 abangekho eqenjini. |
Uthe usakulangazelela ukwenza imisebenzi angakaze ayenza. |
Uthe usalambele ezinye izicoco futhi unethemba lokuthi ziyeza uma ebheka adlala nabo nomsebenzi owenziwa ngabaqeqeshi uManqoba Mngqithi, Steve Komphela noRhulani Mokwena. |
Uthe usamhlonipha namanje futhi ufunde lukhulu kuye kusuka beseku-IFP. |
Uthe usamile kwiSibaya lapho ayedlala khona indawo kaQhawe Msomi ongumphathi werenki. |
Uthe usana lwalunezinyanga ezintathu ngenkathi luthunjwa. Uthe icala lokuthumba lavulwa esiteshini samaphoyisa eMgungundlovu kodwa luphenywa wuphiko lodlame lwasekhaya, ukuvikelwa kwezingane namacala ocansi. |
Uthe usana okungumfana belubonakala sengathi lugeziwe ngoba belungenagazi. Kushaye isikhathi sokuloba amaphoyisa engakakayiphenduli imibuzo. |
Uthe usanda kuba nendawo yobumnandi, iMGZ Lifestyle eManguzi. |
Uthe usanda kukhipha ingoma enesihloko esithi-2020 Covid-19 emisakazweni yomphakathi lapho etusa khona uMengameli Cyril Ramaphosa, uNgqongqoshe wezeMpilo, uDkt Zweli Mkhize, noNgqongqoshe wamaPhoyisa, uMnuz Bheki Cele, ngendlela enobunono abalwa ngayo nokusabalala kwegciwane. |
Uthe usanda kwenza nevideo yeculo lakhe iStill Gratefull apike kulona uMzumbe Inspirational Choir noSneziey futhi izovela maduze eziteshini zethelevishini. |
Uthe uSandile namanye amalungu omndeni bakwazile ukuphuma ngewindi, kodwa abasolwa baqhubekile babadubula sebengaphandle, kwathi yena namanye amalungu omndeni adubulekile, abasolwa babahudulela endlini ngaphambi kokuthi bayokhele ngomlilo. |
Uthe usaqhubeka nomsebenzi futhi kade ethula uhlelo lwentuthuko ezohlomulisa abantu abaningi, akakwazi okunye okukhulunywa ngaye. |
Uthe uSars ubathathela intela kuhle kosomabhizinisi abenza izizumbulu ekubeni bethwele kanzima. |
Uthe usathungatha eminye imindeni enabantu abakhubazekile azoyitakula ngokudla ukuze ixoshe ikati eziko. |
Uthe usawenza umculo ngoba “ikimi le nto” futhi muva nje ukhiphe ingoma entsha ethi Khumbula apike kuyo uKid X noThebe. |
Uthe usayizisile ne-ICC ngezinhlelo zakhe zokungenelela. I-ICC inomethetho othi ingalihlawulisa ibhodi lenhlangano noma imise izwe emidlalweni yangaphandle uma uhulumeni ephatha ikhilikithi. |
Uthe usazama ukuxoxisana noMasipala weTheku ukuze uzoxhasa. Ngonyaka odlule kwavela ukungaboni ngaso linye phakathi kukaTira noMnyango wezokuVakasha kuMasipala mayelana nokuxhaswa kweFact Durban Rocks. |
Uthe usazobala ukuthi waya kangaki ekhaya lawo eliseSaxonwold. |
Uthe usazobonakala elingisa le ndawo futhi usazoxabana noLillian ngokwalo mdlalo. Lokho uthe kuzokwenza babonakale bethandana kakhulu. |
Uthe usazocela umhlangano noNgqongqoshe wamaPhoyisa, uMnuz Bheki Cele, amdwebele isithombe ngakho konke okwenzekayo njengoba kubhekwe okhethweni. |
Uthe usazogcinwa esitokisini ngoba kukhishwe incwadi yokuba aboshwe. |
Uthe usazohlela ukuthi uzomvalelisa kanjani uJohnny ahlangana naye ngo-1969, baze bahlukaniswa wukufa. |
Uthe usazokhuluma nenduna kuqala ngokwenzekile ngaphambi kokuthi aphawule. |
Uthe usazoqhubeka angene kwamanye amabhizinisi ngoba akafuni ukuthembela entweni eyodwa. |
Uthe usazoqhubeka nokudansa aze akhase phansi emidlalweni yabo elandelayo njengoba esebonile ukuthi lo mdanso uyadlisa nabalandeli bamanye amaqembu bayawuthanda, uhlanganisa abantu abaningi. Kamuva nje lo mdanso usuke ubonakale ushawa ngisho abaculi abadumile nabokholo imbala. |
Uthe usazoqhubeka nokugunda izinwele zakhe uma ethanda. |
Uthe usazoqhubeka nokujabulisa abantu ngomculo njengoba ukhalo luselude futhi ukwenza ezinye izinto ngaphandle komculo kusekude naye yinto ayoyibona esekhulile. |
Uthe usazoqhubeka nokuphusha i-albhamu yakhe ngoba iseyintsha kwazise iphume ngoDisemba. |
Uthe usazoqhubeka nokwenza izifundo zakhe zokuqeqesha zeCaf yize engazange aphumele obala ngokuthi usenayiphi inhlobo yelayisensi. |
Uthe usazoqhubeka umshikashika wokugasela kwamaphoyisa ezindaweni ezehlukene ngoba azimisele ngokulwa nobugebengu ukuze abantu bahlale bekhululekile esifundazweni. |
Uthe usazowagingqa amadoda kwiPSL uma esejwayele. Uveze ukuthi ukusondelana noWalter (Musona) odlala kwiPolokwane City kumenzela izinto zibe lula. |
Uthe usazoya kofuna incazelo kubaphathi bomsakazo uma esethola ithuba. |
Uthe usazoyiswela imali uma eqinisa ikhanda ngoba ngeke amyeke asebenze nabanye abantu enenkontileka naye. |
Uthe usebatshelile abafana bakhe nomqeqeshi ukuthi konke kusezandleni zabo ukuthi bakhuphule iqembu. |
Uthe usebatshelile ukuthi uma kungekho onqoba ngamalengiso, uyongena kuhulumeni wobambiswano ngombandela wokuba anikezwe isikhundla sokuba yiphini likamengameli wezwe. |
Uthe usebenza nabantu abahlukene okubalwa kubo iRudeboyz, Okmalumkoolkat futhi kukhona nabanye asaxoxa nabo. |
Uthe usebenza nezinhlangano ezingenzi nzuzo nezisiza umphakathi okubalwa kuzo i-Othandweni Children's Home, Blessed Gerald's Care Centre, House of Hope neKhwezi Welfare. |
Uthe usebenze kakhulu naye emdlalweni weshashalazi, i-The Game eyayikhonjiswa eDurban Playhouse ngo-2016. |
Uthe usebenze nabantu abehlukene okukhona kubo ngisho abaphesheya kwezilwandle umrepha uRick Ross. |
Uthe usebenze no-Andile Mbili waBanqobi, DJ Mngadi nabanye abagodlile. Uveze nokuthi ngabe kade eyikhiphile i-albhamu kodwa kunezinye izingoma abefuna ukuziqopha bukhoma. |
Uthe usebenze noSparks Bantwana, Mizz, Dr Moruti, Cuebur nabanye. |
Uthe usebenzisana namanye amaphoyisa athembekile ukuze kuvele iqiniso ekugcineni wathi kunenkohlakalo ejulile emaphoyiseni. |
Uthe usebenzisana neDurban University of Technology, Coca Cola, TMDC Umlazi Creatives noDkt Morits Kahere okuMasipala weTheku. |
Uthe usebenzise ubuhlungu abuthola ezwa ukuthi unengculazi njengomyalezo wokusiza abanye abantu abanikeze ithemba. |
Uthe usebheke ukuthi bazoya yini kulokhu. |
Uthe usebikele ummeli wakhe, wabuye wakhuluma noNgqongqoshe uDkt Blade Nzimande, omthembise ukulusukumela udaba. |
Uthe usebize unjiniyela ohlole umonakalo emzini wakhe. |
Uthe usebonga ukwesekwa ngabantu abawuthengayo umculo wabo bawudlale. |
Uthe usebonile ukuthi abantu basegauteng bazokhululwa ukuthi isifundazwe sitahtwhe yiDA futhi kufanele inqobe ngamalengiso ukhetho oluzoba sezinyangeni ezimbalwa. |
Uthe usecele uNgqongqoshe wezeMpilo uDkt Aaron Motsoaledi, ukuthi angenelele. Wexwayise nodokotela ukuthi abayeke ukukhipha izincwadi zokugula ngaphandle kwezizathu. |
Uthe usedlala kuphela uma kuwumcimbi womngani wakhe. Uthe usematasa ngezinye izinto ezehlukile manje. |
Uthe usedlulile kulokho, impilo yakhe iyaqhubeka, ngeke esakhalela amanzi achithekile. |
Uthe usefika kubo ngokunyenya, ezolanda ezinye izimpahla zakhe kodwa ubuye athwale kanzima ngoba sekushintshwe nokhiye. |
Uthe usefisa engabe sekuwusuku lwakhe lokuqala okuwuMsombuluko, ngendlela ajabule ngayo ukubuyela ekuseni. |
Uthe usefisa kungenelele noNgqongqoshe uBheki Cele wamaPhoyisa ngoba uyabona ukuthi kuzogcina kuphume isidumbu ngenxa yale ndaba. |
Uthe usefisa ngabe akawuwinanga umklomelo wengoma yonyaka ngoba wambizela izinkinga. Kuze kwashaya isikhathi sokushicilela engatholakali uNkabinde, kuhluleke ngisho ethunyelwa imiyalezo. |
Uthe usefisa ngisho ukuyeka ukucula umaskandi acule umculo opholile ngoba akasaqondi noma ukuba ngaphansi kwalo munxa yikhona yini okumfakela amashwa. |
Uthe usefuna ukunqoba indondo yeGrammy ngoba usethole imiklomelo ehlukene kuleli. |
Uthe usefundisa ngisho umphakathi ezinkundleni ezahlukene ngokunakekela isikhumba ngoba baningi abalahlekelwe ukuzethemba ngenxa yale nkinga. |
Uthe usegqigqe kaningi emaphoyiseni aseMnambithi engalutholi usizo. |
Uthe usegxile ekulingiseni njengoba nakwiGenerations: The Legacy esazobonakala elingisa indawo kaLucy. |
Uthe usehamba eshumayela ivangeli lokuthi abantu abamnyama bakhonze oNkulunkulu basemandulo oQamatha (ngesiZulu okuthiwa nguMve-linqangi). |
Uthe usehlangabezane kaningi nezingane ezenza kahle ezifundweni kodwa ekugcineni zingaqedi ngoba ziyoganiswa ngale mali ayichaze ngokuthi ayibalwa ngisho elobolweni. |
Uthe useke wahlangana nowayenguMengameli we-ANC nezwe uMnuz Thabo Mbeki kanjalo nowayenguMengameli wezwe uMnuz Kgalema Motlanthe. |
Uthe useke wawubiza umhlangano ohlanganisa nezinduna bezama ukubhula umlilo. |
Uthe useke waya eMgugundlovu wayohlola izinhlelo zokwakhiwa kwezindlu eMsunduzi nasesiteshini samaphoyisa KwaHlabisa nasemtholampilo wakhona. |
Uthe useke wazama ukuxhumana noBlack Coffee ukuthola ukuthi ngabe yini umnyombo wokungezwani kwabo njengakuqala kodwa manje sebegcina ngokubingelelana. |
Uthe usekhathele abaculi abasafufusa abafuna ukuzakhela udumo ngokuhudulela phansi igama lakhe. |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.