input
stringlengths
1
130k
Uthe uNgcobo wasuka eNorthern Cape eshayela amahora awu-12 eza eThekwini, lokhu kubeka ngokusobala ukuthi wayehlose ukubulala intombi yakhe.
Uthe uNgele ugila lezi zimanga nje akakabi wumqemane ngokwanele.
Uthe ungene emculweni ngo-2013 ngemuva kokukhipha umucu wokuqala iCloser.
Uthe ungene kulo enenqwaba yezicelo zokuthi abe nolwakhe yedwa angakazamukeli.
Uthe ungene kuyo ngemuva kokuqala enye esiza abantu bathuthuke emkhakheni wokuzenzela imali. Uma echaza uNksz Mbokazi, uthi okumjabulisa kakhulu ukuthi nguyena yedwa owesifazane futhi uzosebenzisana nabantu abamkantshubomvu kwezamabhizinisi okubalwa uDkt Ruben Richards, Charles Robertson, Nathi Zuma nabanye.
Uthe ungene kwi-ECR engakaze asakaze ndawo phambilini ngoba wayesemkhakheni wezokuvakasha wafike wakuqeqeshelwa isonto elilodwa ukusakaza ngaphambi kokungena emoyeni. Uqhube wathi i-ECR yisiteshi akhule esilalela futhi efisa ukungena kuso.
Uthe ungene kwiMbewu ngemuva kokuxoxela omunye umngani wakhe kudala ukuthi angakuthanda ukuba wumlingisi ngelinye ilanga.
Uthe ungenele umncintiswano ngoba efisa ukuthi abe nemoto emuva kokuthi edayise imoto yakhe ngenxa yezizathu ezithinta imali. UNks Hlengwa obesebenza njengomhlengikazi eGauteng uthe imoto ayiwinile izomnika ithuba lokuthi akwazi ukwenza izinto ayekade ehlele ukuthi azenze nabengakwazi ukuzenza ngaphandle kwayo.
Uthe ungenisane kanye noyise egcekeni izimoto zabo zilandelana wathi uma ethi uyehla uyise kanti kuzoqhamuka umuntu abangamazi ekhoneni thizeni bezwa sekuqhuma umsindo wesibhamu.
Uthe uNgidi ubenonyaka eqalile ukushayela imoto yasekhaya ebisebenza iyiTaxify.
Uthe uNgidi uzwakalise ukugculiseka ngendlela iqembu elenza ngayo ukubhekana nokucwaswa kwabadlali abamnyama obekuthiwa kudla lubi, kumaProtea.
Uthe uNgizwe ubengeyona ingxenye yemashi kodwa bekungabantu abazwelana naye abebemasha. Uthe ukhona owaseSABC ofikile kubona eGugu Dlamini Park ezothatha incwadi yezikhalo ngokuxoshwa kukaNgizwe emsakazweni, kodwa akasakhumbuli kahle ukuthi ungubani. Uthe bebelindele abantu abangaphezu kuka-1 000 kodwa abebekhona ubalinganisele ku-100. Akakuphikisanga futhi ukuthi bebelinganiselwa ku-15.
Uthe uNgizwe ujabule ngokuthi uya ekhaya.
Uthe ungomunye wabaculi abasebenzisa ithuba lokuzibonakalisa kuchungechunge lwemicimbi yeNgqwele Kamaskandi ehambela izindawo ezehlukene. Yena wafika kowaseMelmoth.
Uthe ungqongqose ujube ithimba elihlanganisa izinduna, amabutho namaphoyisa ukuthola umnyombo ngokubulawa kwabantu kuleli hostela. Unxuse umphakathi ukuthi ulekelele uma unolwazi ngalezi zigameko.
Uthe ungqongqoshe usezwakalise ukuphatheka kabi ngenkinga yokulahleka kwezintombi nto nokuphepha.
Uthe uNgqongqoshe walo mnyango, uMnuz Mthandeni Dlungwane, uphatheke kabi ezwa ngokulimala kwalo mfundi esesikoleni.
Uthe uNgqongqoshe walo mnyango uNkk Angie Motshekga udaba useludlulisele kuMengameli ukuze kuqhanyukwe nesisombululo.
Uthe ungqongqoshe walo mnyango uzokwethula amavolontiya angu-1 500 azobhekana nomsebenzi wokudambisa izinkinga ezinjengalezi emasontweni ambalwa ezayo. Amavolontiya aqeqeshwe uMnyango wezokuPhepha koMphakathi.
Uthe uNgqongqoshe wamaBhizinisi kaHulumeni njengamanje, uMnuz Pravin Gordhan, wayefake isicelo sokuphatha iTransnet kodwa wahoxa.
Uthe uNgqongqoshe wezabaSebenzi uhlanganile nezinhlaka ezehlukene zabashayeli bamaloli ngempelasonto.
Uthe uNgqongqoshe wezeziSebenzi zikaHulumeni nokuPhatha, uNksz Ayanda Dlodlo, nguyena ozochaza kabanzi ngezinhlelo zokunxenxa abadala ukuthi basheshe bathathe umhlalaphansi, emasontweni azayo.
Uthe ungqongqoshe wezokuThuthukiswa koMphakathi kufanele aqinisekise ukuthi kuqashwa abantu bomphakathi abazosebenzisana namaphoyisa ukulwa nobugebengu.
Uthe uNgqongqoshe wokumbiwayo, uMnuz Gwede Mantashe, kufanele avumele omasipala ukuthi bathenge ugesi ezinkampanini ezizimele ukuze banganciki kwi-Eskom.
Uthe uNgubane ubathintile kodwa wathi akulula ukuba athole le nkulumo ngoba ucingo lwakhe liwusgedlemba.
Uthe ungumagcina ezinganeni ezine, ngakho ukhule unina emtotosa, embiza ngoTutu.
Uthe ungumfelokazi, wondla izingane ezine ngemali ayithola ngetafula. Ugcizelele wathi akamukelekile umdayisi ongowokufika kuleya ndawo.
Uthe ungumlandeli wokuqina weZimnyama kanjalo namalungu omndeni njengoba ngisho naye lo mdlali ekhule engumlandeli wayo.
Uthe ungumlingisi ohlonishwayo ngakho abangabazi ukuthi uzolikhuphula izinga lomdlalo.
Uthe ungumshumayeli ebandleni labaPhostoli, izindaba zomuthi nobunyanga akazisebenzisi.
Uthe ungumuntu onamahloni kodwa kwithelevishini uyakwazi ukuwafihla angacaci kubantu.
Uthe ungumuntu oyilandelayo into esuke ikhulunywa ngaye ukuze athole umnyombo wayo.
Uthe ungusomabhizinisi ozisebenzelayo ungene otakwini lwezepolitiki ngoba nakhu uyise ebengumengameli.
Uthe unikele khona wafica kusha umlilo usukhombisa ukuba namandla okungangokuthi bekungelula ukuthi angangena ngaphakathi azame ukumkhipha.
Uthe unina akekho ezinkundleni zokuxhumana futhi akazi nokuthi kwenzekani kuzo.
Uthe unina kaJohnny uyena owamfaka ekuthandeni abantu abamnyama namasiko abo.
Uthe unina kaLindani ubehlala exhumana nomndeni wakwaMeyiwa futhi nonkosikazi kaMeyiwa ubesemamukele njengengane yeni wakhe. Ngisho nemali obekondliwa ngayo uLindani uthe ibisikhishwa wunkosikazi kaMeyiwa.
Uthe unina kaLuyanda usahlukana nendodana yakhe waze wathola ingane kwenye indawo. Uveze ukuthi ngesikhathi ephindela ukuyokwenza isitifiketi ubeseyoshayela nengane yesibili, kwabuzwa ukuthi kungani eyokuqala ingenaso.
Uthe unina kaSindiso uze waphuthunyiswa kodokotela ngoDisemba ecabanga ngendodana yakhe.
Uthe unina ubehlala endlini ngenxa yesifo sohlangothi esimhlasele ngenyanga edlule. Uveze ukuthi umufi ubesele nabazukulu ababili oneminyaka emibili noneminyaka engu-13.
Uthe unina ubesakwazi ukwenza yonke into njengoba ubesalima, eziphekela aphinde adlale nezemidlalo kumaGolden Games. “Ushona nje ngasemnyango ubebeke amadumbe abezovuka eyowadayisa emakethe njengoba ubezilimela bese edayisa. Silahlekelwe kakhulu,” kusho uKhumbuza.
Uthe unina ubuye ephethe isicathulo esisodwa ngesandla wacela ukuphuma athathe esinye emnyango kodwa wangabe esabuya.
Uthe unina udlule emhlabeni ngo-2014, akasondelene noyise.
Uthe unina ugulile futhi ubengena ephuma esibhedlela ephethwe wumdlavuzo, okugcine sekuxhantele neminye imidlavuza okubalwa nowesisu nobusesweni. Uthe lesi sifo simphathe iminyaka emibili futhi ubese abuye adlikize.
Uthe unina ujwayele ukuhamba ngezinyawo kule ndawo futhi ubesezofika lapho esebenzela khona. Kuthiwa lezi zinja ezinolaka zimbhuquzise phansi, kwaqhamuka uNkk Vermeulen ezama ukusiza, naye zamluma.
Uthe unina uNkk Busisiwe Nkomo akasebenzi ubaphilisa ngemali yemiqasho anayo.
Uthe unina uqophe umculo omningi namaciko ehlukene, wengeza ngokuthi omunye umculo wakhe ubudlala ngisho emsakazweni.
Uthe unina ushone belinde i-ambulensi ebizomhambisa.
Uthe unina uye egumbini lokuphumula eyokhuluma nalo mlisa, wambuza ukuthi angamsiza ngani kodwa lo mlisa wakhipha isibhamu wamdubula.
Uthe unina uyohlala emkhumbula njalo ngokumfundisa ukusebenza kanzima, okumsizile ukuthi aphumelele empilweni.
Uthe unina wasizwa wukumemeza kuzwe omakhelwane yase iyabaleka indoda.
Uthe unina wathi akaye kudadewabo eMandeni aze abelethe kungekho owaziyo ngokukhulelwa kwakhe, wabuyela ekhaya ngemuva kokushona kwengane ngesikhathi ebeletha.
Uthe unina wayekwazi ukuhlabelela nokucula uhlobo oluningi lomculo kubalwa owokholo nosambhaqanga.
uthe unina wayenakho ukusola ngendlela ayenza ngayo izinto, kodwa kusho ukuthi wayenovalo ngoba indaba yokujola nomuntu ofana nawe akuyona into eyamukeleka kalula kubazali.
Uthe unina wengane kaLungelo ubelokhu emlandela ezinkundleni zokuxhumana, ebheke konke akwenzayo selokhu athola ukuthi
Uthe unina wengane uhlabe umkhosi komakhelwane bakhe bamfuna kwenye ingxenye yesigodi.
Uthe unina wengane umcele ukuthi azame ukubamba ikhanda lengane ukuze ingaweli phansi. Uthe kuke kwaba umzukuzuku njengoba bekucaca ukuthi uNksz Mthethwa ubebhekene nobunzima, wamcela ukuthi asebenzise isikele noma ummese uma enawo kumlekelela abelethe kahle.
Uthe unina wengane wathunyelwa emahhovisi omnyango eMngeni kuthiwa akayochaza khona. UNkk Sokhele uthe okuyinkinga ukuthi abasaxhumani nonina wengane amgcina ngo-2018 futhi akamazi nokuthi uhlalaphi.
Uthe unina womfana uNksz Nomkhosi Ndlovu, ugcine indodana yakhe idlala ngaphandle.
Uthe uNjabulo wawa phansi uNgwayishe wase elahla isidumbu sakhe emfuleni. Uthe uLuyanda wabulawela ukumvala umlomo.
Uthe uNkanyiso nengane kadadewabo, uNtandoyenkosi Mthembu, ohlengwe esegwiliza, bebeqala ukuhamba nabanye abafana beyozingela eduze komfula.
Uthe uNkk Gumede akekho ekhefini elisemthethweni kodwa uyaqhubeka nokuhola uR115 000 ngenyanga.
Uthe uNkk Gumede kuningi okuhle akwenzile eThekwini abale kukho ukuvulela osomabhizinisi abancane amathuba nabesifazane.
Uthe uNkk Mapisa-Nqakula akasiyena umafikizolo ekuholeni ePhalamende njengoba eke waba usotswebhu ngaphambi kokuthi aqokwe njengongqongqoshe.
Uthe uNkk Mavimbela kuyamkhathaza ukuthi uma umama ehamba nezintombi nto ezingu-20, uyabuya azisaphelele sezingu-15, lezi ezinhlanu azisaziwa ukuthi ziyephi.
Uthe uNkk Mncwango ngabe akekho kulolu bishi asezifake kulo ukuba wagcina isithembiso sokusheshe akhokhe isikweletu.
Uthe uNkk Motshekga uthe indlela okuzoshintshwa ngayo indlela yokufunda izohambisana nezinselelo izwe elibhekene nazo ngalesi sikhathi seCovid-19.
Uthe uNkk Muthambi wamtshela ukuthi kumele abe nomphathi oyedwa, uZuma. Lokhu wakusho benomhlangano ehhotela eGoli.
Uthe uNkk Ndabeni-Abrahams uyena ohole umkhankaso wabo wokubheka umthelela wezomnotho nezobuchwepheshe nokuthi zingasetshenziswa kanjani ukufukula umnotho.
Uthe uNkk Nkonyeni akanaso isipiliyoni kulo mnyango, wathi ubengcono kulo abekuwo.
Uthe uNkk Nkonyeni uyalele ukuthi kuhoxiswe uphenyo ngoba ebona sengathi kukhona okungahambanga kahle ophenyweni.
Uthe uNkk Zuma wabe esembhonya ngenduku yomshanelo, wabaleka uNontando wayocasha phansi kombhede ekamelweni lakhe.
Uthe unkosikazi wakhe uNksz Norma Mngoma wayeke amxoxele ngabanye abantu bezepoilitiki abebemfaka ingcindezi yokuthi akenze isitatimende, wathi kodwa uMngoma wayemthembisile ukuthi uyobeka umndeni wakhe phambili.
Uthe unkosikazi wakhe washona ngenxa yokugula esanda kubeletha uSenabelo.
Uthe uNksz Dlamini akahlukane phansi noTipcee, aqhubeke nempilo yakhe.
Uthe uNksz Mavundla ubikele amaphoyisa ukuthi ubethunjwe ngabantu angabazi.
Uthe uNksz Mazzone ucele uSomlomo ukuthi ahlelele inkulumompikiswano ephuthumayo ngalolu daba.
Uthe uNksz Mbongo umtshele ukuthi ubezwa sengathi uyahamba ngesikhathi bekhuluma naye ocingweni okungangokuthi umbuzile ukuthi akasoli yini ukuthi uza kuyena.
Uthe uNksz Mngoma ngesikhathi elimaza iMercedes-Benz yomngani wakhe, uMnuz Pieterson Siyaya, oKlebe babizwa ngoba kwakuwudaba olubucayi.
Uthe uNksz Nkabinde (35) ubefundisa iMaths neNatural Science kusukela kwaGrade 4,5,6 nakwaGrade 7 lapho ebenekilasi abewuthisha walo.
Uthe uNksz Ponani Shikweni (32) wase-Alexandra, eGauteng, uqale ibhizinisi lokwenza izifonyo, uqashe abantu abangaphezu kuka-35.
Uthe uNksz Zulu wayegqoke isiketi esibomvu, ijakhethi empunga, isigqoko esimpunga nama-sleepers.
uthe: Unkulunkulu akubusise. Imizamo yakho iyancomeka kakhulu.
Uthe uNkulunkulu usemkhulisile, usenguDeborah ombethe ingubo entsha.
Uthe unobhala jikelele kuphela kule nhlangano onelungelo lokubhala incwadi emisa ilungu lesigungu esiphezulu.
Uthe uNobhala jikelele we-SACP uDkt Blade Nzimande, kumele ayokhuluma iqiniso kwikhomishini yejaji uZondo ephenya ngokulawulwa kombuso yidlanzana.
Uthe unobufakazi bokuthi inqwaba yabantu abangeniswa kulesi sibhedlela ababenenkinga esukela otshwaleni okubalwa ababa sezingozini zezimoto, ukuhlukunyezwa emakhaya, nokushayana," kusho uMalema.
Uthe uNobuhle uke wanyamalala ngoDisemba waze wabuya ngoJanuwari. Uma bembuza ukuthi uhamba kanjani ashiye izingane ezincane, wavele wabaphendula ngokuthi akathandi ukuba sendaweni eyodwa nazo ngoba azithandeki futhi ziyamlibazisa.
Uthe unogada olimele uqale wathola usizo lokuqala ngaphambi kokuba aphuthunyiswe esibhedlela.
Uthe unogada oneminyaka engu-39 oboshelwe icala lasePort Shepstone uzovela namuhla enkantolo ngecala lokweba.
Uthe unogada ubatshele ukuthi ngesikhathi esendleleni ubuye washintsha umqondo wajika ngoba esola ukuthi hleze bamthuma nje bafuna ukuya ocansini besendaweni yokusebenzela. Kuthiwa ngesikhathi esebuyela emuva ufice isicabha sesikhiyiwe wangqongqoza kwangaphendula muntu.
Uthe unogada ubembuka ngesikhathi ebanikeza imali, ezama ukumcebisa ukuthi angabaniki. Kodwa wamziba ngoba ebona ubude bukalayini.
Uthe unogada wesikole usebenza emini kuphela futhi naye ukhokhelwa ngemali yabazali. IZwelibanzi, enye yamaTechnical Schools, inezifundo eziphelele zobuchwepheshe.
Uthe unokwesabela ukuthi njengoba indodakazi yakhe isihlale izinsuku ezingu-12 esibhedlela, i-medical aid yakhe izophelelwa yimali.
Uthe uNomcebo nguyena abebemhambise esibhedlela i-Edendale wafika washonela khona.
Uthe uNomcebo wangena esibhedlela ngoMgqibelo waphuma ngoLwesibili. Uveze ukuthi indlela ashe ngayo namanje usagqigqa emtholampilo eshintshwa amabhandishi. UNomcebo, onengane enezinyanga eziyisikhombisa encelayo, kuthiwa akasakwazi nokuyincelisa ngenxa yokusha.
Uthe uNompi uzoqala avele njengowesifazane obuya empilweni yendodakazi yakhe ngenxa yokuthi kukhona iqiniso azoliveza kuyona, nelizothinta abantu abaningi.
Uthe uNontando wagcina ukubonakala egqoke ijini, iBodysuit ebukhwebezane nejakhethi yejini. Kuthiwa uNontando ubefunda ophikweni lwaseSteve Biko eThekwini. Kunxuswa ongaba nolwazi ukuthi axhumane namaphoyisa aseMbilo noma kushayelwe inombolo yeCrime Stop ethi:08600 10111.
Uthe uNontobeko nguyena yedwa umculi opikwe kwiDVD yakhe, ayiqopha eNewcastle ethi The Journey of Thobekile Isidudla. NgoDisemba ukhiphe iCD yezingoma ezikule DVD athe kube nokubambezeleka ukuphuma kwayo.
Uthe unovalo ngezithiyo athe zingagcina ziphazamise abafundi kulesi sikhathi, wenze umzekelo ngogibe lwezidakamizwa nokucwila ophuzweni oludakayo.